Max Makhanya ephendula uNgizwe ngokufisela ukufa uBobo (Ephendula Phakelumthakathi odabeni lwe Silo)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 13 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 488

  • @Phakamanim
    @Phakamanim  Місяць тому +7

    Please don't forget to subscribe on Bhanyazile Studio

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 Місяць тому +13

    Thina ndlwemnyama sikhuliswe ngaphansi kwesisekelo esiynhlonipho. Nomake ungakuluma elingakanani iqiniso uma nje ungalihlanganisi nenhlonipho liyize iqiniso lakho. Yebo kuyilungelo lawo wonke umuntu ukuveza umbono wakhe, kdw inhlamba aykaze ibe yinhle, aykaze ilungise lutho futhi akukuvezi njengohlakaniphile ukuthi uthuke umuntu ngoba uthi naye ukwethukile. Lomfo lo okubuhlungu ukuthi wasethuka ngenhlamba iSilo kukho konke lokho akaliboni iphutha futhi akazisoli ngalokho. Woow! Cha siyakubongela mfokaMakhanya ihashi ogibele kulo liphezulu kakhulu ngathi ungahlala kahle kulo ungalenzi iphutha uwe kulo ngoba uyolimala kabuhlungu uma ungawa.

    • @AfricaMthembu
      @AfricaMthembu Місяць тому

    • @ndumisomajola8043
      @ndumisomajola8043 Місяць тому

      @@pottersngwadla1195 Adodile lawa mazwi, onendlebe uzwile....
      Noma singanelungelo kanjani ukukhuluma esikuzwayo emizweni yethu... kdwa inhlonipho yiyona okumele ihambe phambili.... lomfo unobuwula bokuzitshela ukuth uhlakaniphe ukwedlula wonke umuntu ophilayo....nokuth akekho umuntu oneqiniso njengaye... uyabonakala uyilolu hlobo lwengane ebingatshelwa muntu, nasekhaya uthi uyaziwa yena ukuth uyihlongandlebe. Wow!

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      🙏🙏

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 Місяць тому

      Mina ngbuka ishwa labazali bakhe ngokuletha inganenje emhlabeni 😢😢😢

    • @BhekiMabhizah-mw3eg
      @BhekiMabhizah-mw3eg 27 днів тому

      😂😂😂

  • @ZaneleZwane-u8v
    @ZaneleZwane-u8v Місяць тому +6

    Max keep up brother uyakwazi ukubeka indaba( ungicaza ukuthi iciniso uyalikhuluma)

  • @fostervusi4683
    @fostervusi4683 Місяць тому +11

    Yaze yaba yinhle inkulumo yakho mfoka Makhanya from the beginning to the end🤝

  • @MuhleCele-mc7vp
    @MuhleCele-mc7vp Місяць тому +7

    Ai kodwa uyinkunzi mfo kaMakhanya, I salute you 🙏🙏

  • @thabondlovu6688
    @thabondlovu6688 Місяць тому +2

    I so wish Ukhuzani must take this guy to another level he deserves it💙💙

  • @BIYELAMDUDUZI-b1y
    @BIYELAMDUDUZI-b1y Місяць тому +12

    Waze wayibeka kahle kakhulu MFOKA Makhanya futh nangobuhlakani futh waphendula kahle Dankooooo Max

  • @BhekaniMahaye
    @BhekaniMahaye Місяць тому +6

    Syabonga Max yayinhle ikulomo yakho bhuti

  • @MxolisiDumisa-e7m
    @MxolisiDumisa-e7m Місяць тому +8

    Iyayazi into eyikhulumayo lendodo igeqha amagula❤

  • @sibusisobuthelezi8268
    @sibusisobuthelezi8268 Місяць тому +9

    Very wise and open minded he is noted

  • @YangaNkumanda
    @YangaNkumanda Місяць тому +21

    Uyinsizwa Max 🔵💙⚪️uyalimela iqiniso noma bekuthuka awujiki

  • @nhlakagumede6440
    @nhlakagumede6440 Місяць тому +8

    Bengimeseka ngoba ngithi ulwela ukhuzani kodwa manje sengimesekela nokuthi Uhlakaniphile indlela aphendule ngayo imibuzo iveze ubuhlakani obukhulu

  • @bongumsamtolo5466
    @bongumsamtolo5466 Місяць тому +15

    Cha mfoka Makhanyana uyalimela iqiniso bengikucasukele ngingakalizwa uhlangothi lwakho mina ngiwumlandeli kakhuzani

  • @chwiemchunu7516
    @chwiemchunu7516 Місяць тому +8

    UMax umile akashintshi😅😅😅😅
    Indoda ongayethemba

  • @calvinncube
    @calvinncube Місяць тому +10

    Kukhulu kakhulu ukuxhumana kwami no Khuzani....ukuxhumana kwami no Khuzani sixhunyaniswa yingoma...What a respond Mr Makhanya Sukaaaaa.Ngixhumana naye ngokomoya.....

    • @SandileDlomo-hd2jh
      @SandileDlomo-hd2jh Місяць тому

      Ay insizwa le ngiqalala namhlanje ukuybona

    • @calvinncube
      @calvinncube Місяць тому

      @@SandileDlomo-hd2jh uyayimela intoyakhe lomfoh

    • @ZovuyoTyesi
      @ZovuyoTyesi Місяць тому

      Yeyi khange ndyicinge nam le mpendulo😂😂

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      🙏🙏🙏

  • @ThembaMbhamali-p4n
    @ThembaMbhamali-p4n Місяць тому +8

    Syabonga max iyezwakala inkulumo yakho bhuti .ngithanda usuthi ababuye bazoxolisa nani nixolise ichubeke impilo . Thank mfokamakhanya

  • @nicolashughed4634
    @nicolashughed4634 Місяць тому +1

    Max Ayi uyakwazi ukuzi khulumela❤😂😂😂

  • @SkhanyisiweMntambo
    @SkhanyisiweMntambo Місяць тому +17

    Bese kuthiwa lomuntu uyahlanya ke zwana nje istory sakhe usimela kanjan yonke imibuzo wayiphendula ngendlela ehlelekile kumnandi kanjan uyimele iBlue nation uMax engathi engahlala enje engasabiseki engananazi

  • @cowboys8573
    @cowboys8573 Місяць тому +8

    Kubingelela ngathi ungqongqoshe okuwu Max🤣🤣

  • @sibonelomlotshwa-lj7rs
    @sibonelomlotshwa-lj7rs Місяць тому +11

    Ay mfoka Makhanya ungehlule ngeqiniso lakho, nkulumo yakho I clean Vele ayikho nento okuthiwa president wamabhinca ididi lelo

  • @thabondlovu6688
    @thabondlovu6688 Місяць тому +1

    Im starting to like him yazi💙💙i think kubalulekile ukumlalelisisa omunye umuntu iside of his/her story b4 umjaje

  • @calvinncube
    @calvinncube Місяць тому +9

    Big Up Sir Makhanya.....Akakhuzwanga Muntu Mhla efisela u Khuzani ukufa Ngiyakuzwa Makhanya..

  • @NtetheleloAubrey
    @NtetheleloAubrey Місяць тому +5

    Max max khwela kuye uyindoda max nkbym kusamele ngikuthengele inhloko😅

  • @nhlanhlajaca1254
    @nhlanhlajaca1254 Місяць тому +1

    uyinsizwa mfokaMakhanya👏👏👏

  • @mkhabolengayondodemnyama8418
    @mkhabolengayondodemnyama8418 Місяць тому +1

    Nayoke into ayeyfuna eyodumo bukamanje usedume kabhlungu kanje nalo udumolwakhe selumdonsele amazinyo abshelelezi nalo lelikhala lakhe elihamba limhogelisa izindaba ezingamdingi usazosha lomfana umhlaba lo uyahlaba awfuni uwzele ngesxembe sekhala ngoba uzovithika wedwa usazodelake yena ngoba uzithwele uzphakamse kabi kakhulu 😢😢😢😢😢😢

  • @LwaziButhelezi-pp3pc
    @LwaziButhelezi-pp3pc Місяць тому +5

    inkunzii u Max 💙🔥 akafanii nalona oyinsizwa ka 2 munites ko tik Tok 😂😂😂

  • @AllenKhumalo-mf1sm
    @AllenKhumalo-mf1sm Місяць тому +4

    Hie u Max's yi nkunzi sham ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤😊❤❤❤😅😢😢😢😢😂😂😂😂

  • @AllenKhumalo-mf1sm
    @AllenKhumalo-mf1sm Місяць тому +2

    Uyazi ungichaza Uma uthi ungizwe awumazi kkkkkkkkkk kkkkkkkkkk bhudi omdala kkkkkk❤❤❤❤❤❤

  • @sibusisokhumalo4097
    @sibusisokhumalo4097 Місяць тому +2

    Bobo bengithi awusile ekhanda bafo uchithile bafo ❤

  • @musawenkosimsibi7562
    @musawenkosimsibi7562 Місяць тому +4

    Kodwa mfoka Makhanya cha kulenkulumo ulibekile iqiniso

  • @tandekamgotywa9662
    @tandekamgotywa9662 Місяць тому +6

    Bhuti Max ndiyakuhlonipha mna tday naba basoko besithi uyahlanya awuhlanyii tu mabeze bonke ubaphungulele ingqondo

  • @SiyabongaZulu-x9x
    @SiyabongaZulu-x9x Місяць тому +1

    Wena uyeyisa wena uyashoda nje crc🤞🤞🤞

  • @Mageba_88
    @Mageba_88 Місяць тому +3

    Ukhuzani walisebenzela kakhulu igama lakhe kodwa if usabeka abantu abafana nalesphukuphuku sakwa Makhanya... Ay shame iyahamba yonke imisebenzi yakhe... Akekho umuntu ophilile ongakhuluma kanje ngomuntu omnyama 🤞

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      🙏🙏🙏

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 Місяць тому

      Baba Ndabezitha uqedile Sthuli sikaNdaba lelibhobhodlana liznxanxathulimi kumanje kuyshaya ngapha kuyshaye ngale knento engiyfundile uyabona makwenzekile wagana nomawakho akfanele ufakwe isphandla sakulowomuzi ugcinusuhlanya njengalento ewu max usadinga ukyoshwelezelwa kabhlungu okwamazolo ebonilanga😢😢😢😢😢😢

    • @thobelanicondo7446
      @thobelanicondo7446 Місяць тому

      Isiphukuphuku Lana uwen

  • @ndumisomajola8043
    @ndumisomajola8043 Місяць тому +1

    Noma engazenza into ehlakaniphile , kdwa ukuhlakanipha kwakhe kunobuwula phakathi....kunendlela yokukhuluma uma singabantu wnenhlonipho....noma ngabe uzizwa kanjani kunezinto okungamele ziphume mlonyeni wakho.

  • @QinisoRingo
    @QinisoRingo Місяць тому +3

    😂😂 aycha uyaymela ntoyakho we max

  • @izikolomlandokazulu2879
    @izikolomlandokazulu2879 Місяць тому +5

    Cha nje iphutha lisekuthukeni amakhosi, uksuka nje kdala akekho umuntu ongakwazi lokho noma inkosi ungeythande Kanjan kodwa ufela ngaphakathi inkosi nje noma iyiphi ayithukwa, ayihlanjalazwa.

  • @victorndlela8208
    @victorndlela8208 Місяць тому +3

    Mina ngiyakuzwa mfoka Makhanya 😂😂😂😂

  • @NkunziYenja-n7x
    @NkunziYenja-n7x Місяць тому +1

    🙏🙏🙏🙏 uyindoda makhanya

  • @Mtungwa6989
    @Mtungwa6989 Місяць тому +6

    Yaze ya professional ingxoxo ngathi interview yoKhozi .cha niyakhula kulomkhakha we UA-cam

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      @@Mtungwa6989 Siyabonga 🙏

  • @BornwellMoyo-v8s
    @BornwellMoyo-v8s Місяць тому +1

    ❤❤❤❤ wayibeka kahle mfowethu

  • @buyohsjekula1643
    @buyohsjekula1643 Місяць тому +2

    Ey bafwethu wakhuluma kabuhlungu kakhulu bo uBobo ngamuzwa kahle mina...lendoda ikhulunyiswa ilezya zinto ezashiwo uBobo.

  • @ThembinkosiMaxwell
    @ThembinkosiMaxwell Місяць тому +5

    Ai uyinsizw lomfana sukaaa ❤❤

  • @Mhlonishwa-c9q
    @Mhlonishwa-c9q Місяць тому +3

    Uyabona mfoka Makhanya ohlakaniphile nongafingwe Nzondo kuphela oyoqonda ubunsizwa nobuqotho bakho. Inkinga esibhekene nayo kulomhlaba ubumenemene nobumbulu nobuxoki lento ongeyonake wena. Selilonke nje mfwethu ngiyakholelwa mina embonweni yakho nendlela oyiphendule ngayo lembuzo uyiphendule kahle kakhulu u-Bhaka wayengatekuli kepha wayeqinisile ngempela uma ethi uhlakaniphile. U-98%+ nje wezinkulumo zakho mina ngiyakholelwa kuzona but le eniyikhulumayo nje nginawe 200%+ kuyona cishe naye uMfoka Mtebhanyazile uyakuzwa ukuthi empeleni uvuthiwe emqondweni. Kuzofanele ngiyi download lenkulumo..

    • @thembabuthelezi874
      @thembabuthelezi874 Місяць тому

      @@Mhlonishwa-c9q Manje nimncoma ngoba nimesaba ..uyathukana ulwa ngomlomo..

    • @Mhlonishwa-c9q
      @Mhlonishwa-c9q Місяць тому

      @@thembabuthelezi874 Nginekhono lalento ekuthiwa ukulalela bese ngi-process kahle inkulumo bese ngincoma uma kukhona umqondo ophusile engiwutholayo uma ngizwa kufanele ngincome. Kwelokumesaba angazi ukuthi ngimsabela ini. Nanokuthi nje usuke vele engathuki thina uma kukuthi mhlasimpe inhlamba ibuye isabise nayo..

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      🙏🙏🙏

  • @SindisiweMntungwa
    @SindisiweMntungwa Місяць тому +1

    Up Makhanya up 💙💙💙💙

  • @sabelozuma2382
    @sabelozuma2382 Місяць тому +1

    Max ngyakweseka mina bafo bayanya vele ongizwe babengamkhuzi ngani ongizwe ubobo

  • @LulekaNokonya
    @LulekaNokonya Місяць тому +1

    Max 💙💙💙💙💪

  • @sgilamkhubakwezasobuka
    @sgilamkhubakwezasobuka Місяць тому +2

    UMakhanya ukhuluma iqiniso lombhemu ayikho vel into obekumele ayixolise wasidakelwa umfana wepipi😂😂😂😂

  • @forwarddube605
    @forwarddube605 Місяць тому +3

    This guy ngimvumile sho 🎉

  • @xbonelombhansa833
    @xbonelombhansa833 Місяць тому +2

    Abantu iqiniso bayalibakela,ubobo wathuka uKhuzani nabalandeli bakhe kwathiwa uyinsizwa uBobo,uma sekukhuluma abalandeli bakhuzani sekunemibono emningi ay fuseg man up Makhanya😂

  • @HlangulaniKhumalo-ll3hw
    @HlangulaniKhumalo-ll3hw Місяць тому +4

    Mina ngingu mlandeli ka Khuzani ngivume lana lo Max ngoba a kumnandi ukuthukwa uthukelwa umuntu omlandelayo uqinisile umax

  • @KhulekaniGNtshangase
    @KhulekaniGNtshangase Місяць тому +1

    Lensizwa inolimi kanti why ithanda inhlamba.
    Clean Interview akunahlamba

  • @BonganiCele-d6k
    @BonganiCele-d6k Місяць тому +1

    Umuzi wami ngifisa ukuwakha eduze kowakho sibengomakhelwane mfoka Makhanya. Uvuthiwe bhuti ngiyakuvuma.

  • @thabondlovu6688
    @thabondlovu6688 Місяць тому +1

    He's wise💙💙💙💙💙💙😀

  • @musawenkosimsibi7562
    @musawenkosimsibi7562 Місяць тому +1

    Khuphuka Makhanya

  • @NathiDhlamini
    @NathiDhlamini Місяць тому +1

    Big up mfoka Makhanya

  • @ThokozileMgwaba
    @ThokozileMgwaba Місяць тому +1

    Lenzizwa. Ibikeni enduneni. Ymgakubo. I
    Mthathele. Izinyathelo

  • @NkunziYenja-n7x
    @NkunziYenja-n7x Місяць тому +1

    Cha max iqiniso uyalimele ngomuntu omthandayo

  • @snakhokonkemthokozisi62
    @snakhokonkemthokozisi62 Місяць тому +4

    uyindoda kodwa Max❤

  • @SabeloGabisela
    @SabeloGabisela Місяць тому +1

    Ayi ngeke sesathanda muntu or mculo 😂😂😂.

  • @khayasbings785
    @khayasbings785 Місяць тому +5

    Uyinkunzi mfoka Makhaya ngyakuvuma

  • @HlangananiHlela-bu3hw
    @HlangananiHlela-bu3hw Місяць тому

    Siyabonga Makhanya uyalimela iqiniso windoda 👆

  • @ShaynaMasondo27
    @ShaynaMasondo27 Місяць тому +1

    Ubekhuluma amanga yini uBobo ngomgodi😮

  • @sithembisohlela8256
    @sithembisohlela8256 Місяць тому +1

    Abantu sebahlale bencoma lomuntu akahloniph uthuka isilo aike yabona ushembe akaweli phansi ukt ushembe ukbamba kahle ungasenachance uyathula nje akbuke iskhath eside kodwa mhla wakbamba ngyak dabukela ngoba ngisho intlabath iye ingafun ukt ulale kuyona isho kahle ukt wena wathuka unkulunkulu

  • @NkunziYenja-n7x
    @NkunziYenja-n7x Місяць тому +1

    Usikhulume Sonke makhanya ndoda

  • @manyanyisa-T
    @manyanyisa-T Місяць тому +6

    Uyindod Max ngyakuvum mfw2

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede Місяць тому +4

    Uma kukhulunyea ngezinsizwa kusuke kushiwo umuntu onjena ke omela iqiniso.

  • @samntulini2114
    @samntulini2114 Місяць тому +2

    Wabeka mfana ka Kahleni kubo kubo gedeeeee

  • @thubelihlemaphumulo8605
    @thubelihlemaphumulo8605 Місяць тому +2

    Cha lensizwa yakwaMakhanya iyakwazi ukuziphendulela ongathi akamuzwa uyazenzisa. Cha bengimxeka ngenkulumo yakhe kodwa ngiyanela ngempendulo zakhe

  • @ZanemvulaQhekeka
    @ZanemvulaQhekeka Місяць тому +1

    Uyinkunzi Max hay bafo uliqhawe

  • @BonganiCele-d6k
    @BonganiCele-d6k Місяць тому +1

    Ungigeze ubebe mfoka Makhanya, uvuthiwe mfowethu bengikubukela kude.

  • @JackyMlambo-c7l
    @JackyMlambo-c7l Місяць тому +2

    Cha lo max ubuye abencono inkulumo yakhe 😅😅😅😅

  • @SikesakheSibisi
    @SikesakheSibisi Місяць тому +5

    Makhanya nkabi yam ngyakuvuma

  • @intengutv7707
    @intengutv7707 Місяць тому +5

    Nguye lomuntu okuthiwa uyahlanya? Iyasimela istori sayo lensizwa. Yena wadelela uBobo nami ngyasho

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      🙏🙏🙏

    • @JabulileNdlovu-q7i
      @JabulileNdlovu-q7i Місяць тому

      Manje benilinde ukt ubobo alimale bese seniyakhuma ukt wathi ukhuzani akafe kodwa kodwa yena ukhuzani owathukwa ubobo uthulile

  • @CelinkosiCeli-gh6ch
    @CelinkosiCeli-gh6ch Місяць тому +1

    Uyalikhulum iqiniso ngancon kube nalesdomu esiwu Ngizwe ngoba sith siwumengamel wamabhinca ngancon kube sikhulum iqiniso kanjen ayi sithathe ama side ngab amabhinca ahlangen manjeh kwavel kwabek phakimpi kwathiw akaphath amabhinca

  • @Sonkosi
    @Sonkosi Місяць тому +3

    Max Makhaya iyama entweni yayo lendoda

  • @Anthony-j3i
    @Anthony-j3i Місяць тому +1

    Schomane max madoda uthi akamazi ngizwe ukuthi ubani president of the bhinca nation president wakhe msholozi 😅

  • @justicemthembeni9590
    @justicemthembeni9590 Місяць тому +3

    Uryt Makhaya ngokuhlala eqinisweni, kakhulu futhi lapho Up! Kodwa inkinga inhlamba yalo iqhawe iphezulu kakhulu

  • @lindamahlangu6151
    @lindamahlangu6151 Місяць тому +1

    😂😂😂 u Ngizwa Mchunu ...angibazi lonto mina 😂🙈

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn Місяць тому +2

    Ayiiii lomlandeli 😢ayikhona kubi

  • @beebee2409
    @beebee2409 Місяць тому +1

    Hayi le nhlamba wena Max, usidenge mbombo kayihlo 😂

  • @VumaniMdladla
    @VumaniMdladla Місяць тому +4

    Up lapho maxwell

  • @ayandaanele3180
    @ayandaanele3180 Місяць тому +3

    Ay suka insizwa lomuntu wakaMakhanya 😂uyalimela iqiniso futhi angiyboni into eyongenza ngimzonde

  • @ThokozaniThabethe-v7n
    @ThokozaniThabethe-v7n Місяць тому +1

    Max Makhanya .wamushayelani umama wakho okuzalayo Bengicela Bhanyazile Tv bhuti wami ungibuzele kulomfoh Ngidinga izimpendulo.. Ngicela kuwe Bhanyazile ungibuzele kuye .

  • @NgezekaMadukuda
    @NgezekaMadukuda Місяць тому +1

    Max Makhanya you can stand for the truth 🎉🎉🎉

  • @ludwenase9545
    @ludwenase9545 Місяць тому +1

    Uyintsizwa Max Makhanya🙏

  • @michaelmalinga7454
    @michaelmalinga7454 Місяць тому

    Nginebhadi mna engikhonze I Bobo ngiphinde ngibe umlandeli ka Khuzan

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Місяць тому +1

    Ayi ngeke kumele sibe no-social media wethu ubizwe ngo-blacks only ngoba asenzi njengezinye izizwe😢😢

  • @falakhemkhize2481
    @falakhemkhize2481 Місяць тому +2

    Sathula ngempela uPhakelumthakathi ekhuluma kabi ngoZuma sibe simthanda akayekwe uMax plz

  • @NDUDUZONTOKOZOLUSHABA
    @NDUDUZONTOKOZOLUSHABA Місяць тому +3

    Siyabonga Makhanya uyalimela iqiniso

  • @mgcininkosi3903
    @mgcininkosi3903 Місяць тому +1

    Max uyindoda💪💪💪💪💪

  • @apostletgatyeni5262
    @apostletgatyeni5262 Місяць тому +3

    Go Makhanya Go

  • @NkululekoMaxwellMakhanya
    @NkululekoMaxwellMakhanya Місяць тому

    Zikhala ngempela kulengxoxo😂

  • @CelimpiloMhlongo-k3s
    @CelimpiloMhlongo-k3s Місяць тому

    Mina ke angihambisani nalobu menemene buka max uwuxovizwe nje..uhlanganaphi nokuxabana kwabaculi..bayobuyisana kanjani ngelinye i langa..mabezo khwezelwa ngalendlela nami ngingu mlandeli we ndlamlenze.. kodwa ke..lo max angyithandi lengqondo yakhe..

  • @IgonaelihleIgona
    @IgonaelihleIgona Місяць тому +1

    Noma kungathiwani ngeke max ngamthatha njengo ngumuntu ophilile ekhanda

    • @Phakamanim
      @Phakamanim  Місяць тому

      🙏🙏🙏

    • @Vuyo4BOB
      @Vuyo4BOB Місяць тому

      Ufuna nje kuzenza usaziwayo lo max wenu

  • @ClarkNdlovu
    @ClarkNdlovu Місяць тому

    Ngagcina kungabesifazane abalwela amadoda ..ey namadoda aselwela amadoda nawo ..lokhu oku Max ke kuyisihlama kakhulu angifun ukhuluma ngakho

  • @AllenKhumalo-mf1sm
    @AllenKhumalo-mf1sm Місяць тому +1

    Uyinkunzi mfethu ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @LungeloGasela
    @LungeloGasela Місяць тому +3

    Yiqhawe uMax🤞

  • @movementmvelase374
    @movementmvelase374 Місяць тому +1

    Ivuthiwe le nqwele ayimemezi kphela iyazazi izindaba zayo

  • @djbhinca
    @djbhinca Місяць тому

    Wakhuluma kahle❤

  • @MzuvumileMagwece
    @MzuvumileMagwece Місяць тому +2

    U a liqhawe uMax akekho amaqhawe 😮😮 angathi kungafa yena kuqale