Listening is a skill. Akulula ukumuzwa but if your listening skill is sharp, uzomuzwa. Usesabela impilo yakhe ngoba sekthiwa uzothengelwa iNIU, akekho umuntu ongahambisa ubufakazi emaphoyiseni nasezinduneni nasemakhosini ebe enecala. This also need common sense and logical thinking.
Thank you Thuleleni for trying to save the show. Lendoda isanetwetwe futhi ayikabi ready ukukhuluma kahle kahle. Ayikasho ukuthi ikubizeleni, i story sakhe si all over.UBhejane, Impuphu etc akukho nje okunye
Guys um tswana, just wanna know what does the guy mean by BHETJANI? I love the show and I watch it every time but today it looks like um hearing a deep zulu frm a RED TSHIRT GUY, anyone who can assist me, i keep hearing d guy saying KILLING BHETJANI??
You have just uncovered a serious syndicate bafo. This guy came to you because of fear and implication. He has just violated his parole. Second loyo uyazi kwenzekeni kuzo zonke lezinto. This matter needs to be taken to the hawks as serious names have been mentioned.
Listining is a skill ubhuti unamalimu u fast umekhuluma okunye ukushiya engakuqedanga ngenxa yama limu a fast novalo lokukhuluma udaba olunje ku tv ubukwa izwe lonke . Ukuthinta izinduna namaphoyisa kusho ukuba clean iphutha alenza ukunikeza ngemoto yakhu for rhigno poching afuna amasent amancane ngokumuzwa kamu
Ubhuti sisacela nimbheke inqondo kuqala then nimyise for councelling Lobaba akekho ryt ayikho nje into akayikhulumayo esiyizwayo🚮lobaba usimoshela idata
Yiyhoo uyaxoka nanku uBhuti. Nimthathaphi bethunana. Please bring us people who are ready to tell the truth and nothing but the truth. Akanantloni zothetha ngoMbatha who is late. How on earth can you do such when you failed to do when he was still alive.
Ok mina bhuti mdu ngzocela nje 2 things before ngibe ijudge. 1. Ngicela ubhuti abuye azoqala phansi lendaba yakhe cz angmuzwa bandla 2. Bese ngizicelela wena nje uke usxoxele ngale yakho ne jele, impilo yakhona, why waboshwa konke nje nokphuma kwakho 🙈
Listening is a skill. Akulula ukumuzwa but if your listening skill is sharp, uzomuzwa. Usesabela impilo yakhe ngoba sekthiwa uzothengelwa iNIU, akekho umuntu ongahambisa ubufakazi emaphoyiseni nasezinduneni nasemakhosini ebe enecala. This also need common sense and logical thinking.
It make sense!
Sicela uMkhwanazi alethe lo Mbatha owathenga iynkabi
Lendoda isenkingeni....
Mina ngingedwa nje angimuzwa shuthi ilogical thinking ayisebenzi la kimi kuningi okungawenzi umqondo kulento ayishoyo lomfo
True nje akaqambi nje amanga lobhuti ikhuluma iqiniso ukuthi nje besebevele bemupendile and uyabona ukuthi uzofela amahhala
I love garden. I'm adoring the background where u sitting. Kwaze kwakuhle. Nature at its best!
Durban botanic garden
Idata lami Jesu....Kdela omzwayo loboet wabantu lento aychazayo Jovongcwele ayzwakali sdaaaaalo.....
I don't think this guy will live another day 😂
Saze sayilalela indavundavu Jesu
Dlula ushesha😢
Aiiiii bafo inkulumo yakho ayhlangani uyanhlanhlatha futhi unamanga kakhulu 😂😂
Part 2 please this guy is still not telling the truth just afraid to be killed
Injalo nje
Lobuti uyakhuluma uma uzomulalela ungajahile isiphetho..lomuntu uyisedalwa akakwazi ukucaza sdala nakhona uyacaza ngoba ephoqelekile akawuye umuntu okwazi ukukhuluma ngokokudalwa
Uyabona uyafisa ukuthi sizwe kahle inkulumo yakhe asiphiwanga sonke ukukhuluma mawumuntu obaziyo abantu ungakwazi ukuzwa
Ena owabona umlungu ekulalele ubhidilisha isingisi usuke ukwazi ofuna ukukucaza uhlule osingisi..kodwa umlungu uyazama ukuklandela ukukuzwa ukuthi ufuna ukuthi
Mfethu uryt futhi bamuhlukumezile
Lempi kade ayiqala eyivika ifuna ukumlinga abuyele ejele wayilwa waya enduneni emdenini enkosini asikho isigebengu ebesingenza yonke lento asedlule kuyona namanje uza phambi kophakathi uzinike
Kanti umuntu nifuna aze aahiye igcansi azibulale kuze nikholwe uyena unerecode muzani ukudlala ngabantu ezweni mphakathi
Ngempela kudlalwa kodwa.qina qhawe iNkosi izokulwela.ngyazwelana nawe thina siyabubona ubuqhotho bakho .
Uqinisile kunabantu abangakwazi ukuchaza kahle asiphiwanga sonke ukukhuluma nokuchaza inkulumo nami nginjalo
Uyakhukuma inkinga uhlanganisa izitori eziningi ngesikhathi esisodwa and angaziqedel kahle unovalo
Impela yena akeyena umuntu okwazi ukukhuluma and yabona kuthi uhlukumezekile ilendaba iyamkhathaza kakhulu ukuthi sekukuningi kakhulu okwenzeka kahlabisa manje asisazi kwathina okuyikho nokungamanga kunzama shem ngiyamuzwela ubhuti bakithi nokuthi asazi sonke ngoba naye bakhona abamukhuluma kabi bakhona futhi abamkhuluma kahle emphakathi kdw vele ngeke bekuthande bonke abantu
Thank you Thuleleni for trying to save the show. Lendoda isanetwetwe futhi ayikabi ready ukukhuluma kahle kahle. Ayikasho ukuthi ikubizeleni, i story sakhe si all over.UBhejane, Impuphu etc akukho nje okunye
I'm not judging you my brother only you and God knows what exactly happened stay blessed 🙏
Leli jongo linobu tatata😂nengebhe😂liyavevezela kodwa ngyalizwa kodwa mina noma lethukile nje😂😂😂
Ntshamase ulamanga lomjida uzfunani lapha lamanga asondawo yamanga leyi wena masaka😅😅😅
Aw ngwenya ezimbabwe nibizabantu ngomasaka
Hmmmm ngaz ngangayizwa lent exoxwa yilobhut n tomuch story in one time..uze angingize..Mr Mpuphu😮😮
Ufanelwe yi councilng lomfo uphazamisekile emqondweni, zizo zonke izinto ezenzeke ezazi but engazireport. Udliwa ngumzwa ngedwa lo
It just for views , Uthuleleni TV must also think about it's reputation
Mina ngibona ukuthi igazi lalabantu ayebabulala liyakhuluma mnje fty akakutholi ukuphumula fty akasoze😢
Ey uzofa lobhuti or uzophinda ejele 🤞
Khona kukabili🤞
Bhuti Ibiza uthuleleni uzomxelela lembudani awuvakali umdala thethinyani khona lento ekudlayo😂😂😂😂😂 safa yimpumphu
Yoooooo ngiyaqala.ukulalela story esidekangaka kodwa sidesiyophela ngingangizwa😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂 ngaze ngafa ukuhleka amacoment
Ingane ebhibhidlayo
Ngizwa Skhanda skhanda skhanda 😆😆😆😆
Cha lensizwa ayikhulumi iqiniso. Ithe yayihamba naye ukubulala esiqiwini obhejane wajika wathi wayemnika imoto unolimi olumbaxa mbili. Akaohumele obala futhi uyaqhaqhazela wethukile lomuntu uyazisola manje
Uyezwakala uma uthanda ukumuzwa. Ukuthi abantu abayizibukeli bane tendency yokuthi uma umuntu esodabeni oluwubishi balandela oqalile wacindezela lowo muntu, nonke-ke usezothela usawoti esilondeni.
@@orahthwala1875 nconokwakho wenomzwayo cha uyakwazi ukuzwa .
😂😂😂😂😂 ngaze ngahleka hayi akuzwakali @@AmahleMbokazi-jj9db
Asazi kwakuthi ..ubani ..oqalile ocindezela bani......🤷♀️🤷♀️thina besisho ukuthi asizwaaa...luuutho .....sizwa....edavuza njee
Lendoda iyawadla amazambane. Kahle kahle, lensizwa kanye no Mbatha babebulala obhejane base beyaxabana. Yena ubecashe nge bhizinisi lempuphu kuyinto abengacabangi ukuthi izomqubula. Ithe isingenisa imali impuphu uMbatha wase ecabanga ukuthi lo uyamxhopha noma waba nomona. uMbatha yena ubecashe ngebhinisi lamatekisi. Ube esezakhela izitha eziningi ngenxa yomona.Ilapho-ke aqale khona ukubulala abantu ebese ethi babulawa umngani wakhe.
Lensizwa iphuma ejele kodwa isagcwele umqondo wasejele , uzama ukuzenza ngcono kanti ubenika.abantu imoto yakhe ukuthi benze amacala bese bemunika imali lomuntu ufanele ukuboshwa atshele.amaphoyisa ukuthi amacala abenziwa ubani ayeke ukuzenza ngcono
Mnika kanjan imoto umuntu eyoganga,aphinde axhumanise abantu nezigebengu
Kodwa bewusigebengu nawe ngoba bewusiza wena ngemoto yakho
Ngiyaqala ukuzwa I confession enje emini Ka bha! Ey igazi liyakhuluma🤞🏻
Laph baphelil bafan n bonk lab kababal la ngyabaz 😢😢😢abesgod esodw😢😢😢
@@SimangelePatricia-mp3smawuchaze mfethu u
Wuye yini vele owayebulala abantu
emini kwabha mmmm Jesu yangihlekisa noma kungesosikhathi sako
Mmmmmm kungenzeka ukuty ukhuluma iqiniso kungenzeka ukuty kukhona akufihlayo loh@@SimangelePatricia-mp3sm
Baba thuleleni hyayi kunzima but uma ulalela kahle lobhuthi uyatataze uma ekhuluma bese ulalela kahle lokhu uzame kaningi ukuthi ikhulunye lento uyazama ukuzikhipha kulento but ngimubona ecila kakhulu kunalokhu .kuyobabuhlungu ngelinye ilanga umasesizwa okunye ngalendonda .pls bantu bakithi ukufa komuntu akusona isixhazululo .cabangelani ingane zabo b4 uthathe isinqumo kubuhlungu bafwethu.ngikude impela naleyindowo kodwa ngizizwa ngikuyo ngobuhlungu obenzeka khona sbanyama sonke bantu bakithi.asizwelaneni akuzina izinkiku lezi😭😭🫶
Bhuti biza amaphoyisa lomuntu isgebengu uyena obulala abantu inkulumoyakhe ayhlangani.
😂😂😂😂Aicha iyahlekisa indaba yempuphu nobhejane Kodwa aliphumi iqiniso kthi iyakuphi Ndaba babulawelani abantu
Angabulawa lobhuti kuba ubiza amagama abantu abanobungozi, lubuhlungu oludaba
Ngaze ngayibona le voice yamabanga😊 🥰
Yoo kwaze kwanzima yoo
Nilala kanjani nazi senithengelwe izinkabi! Ngingadrayva kuze kuphele upetrol Ema garage ngibaleka😂
😂😂😂😂
😂😂😂
Yoooo nkosyam Waze wabasengozini ngalento ayikhulumayo nkosyam kodwa sekuzokwaziwa nomesengafa naye
Awu kodwa bhuti Scelo ibengekho enye indlela bungayilungisa ngayo lento kunokuya ko social media bhuti mhhhh
Bab"Mdu, ngiyaxolisa ngokukhuluma nge Podcast Ka Bab"Ayanda Msweli nginithanda nobabile. Kodwa lolundaba lwakwa Hlabisa no Nomngona luningi kakhulu kwi Podcast yakhe. Ukuthi kukhuluma imindeni yabantu ababulawa. Angazi noma bekungenzeka ukuthi lilubambisane.
Inamanga lenkunzi futhi ayikwazi kuwafihla😂😂😂
Laze laphela idata ngingezwanga lutho😮
Uyayazi indavundavu into engezwakali
😂😂😂 yayazi ndavundavu😂😂😂
Ubeyaphi estudio
Mina sengisindele idata kahle kahle angimuzwa
@@fisanizondi951ubezomosha iskhathi sethu
Lobhuti asazi istory sakhe, inkinga la akakuphiwe ukuba igagu lokukhuluma, ungaze umngabaze uzwa indlela abeka ngalo udaba.
Bekubangwa oBhejane ne Mpuphu😂😂😂 kwabulawa😂 abant,,,ngyezwa mina nomona futhi ukhokha la😂
😂😂😂
Mina sengikhathele ukulalela lobhuti ,😂myeke Mduh
Sazalwa Empelenyane asiyazi inje. I'm waiting for episode 2
Kunjalo akachaze lombhemu
Nawe nje umbulali coz ubuzikhomba kuye inkabi umbatha ungàbiki emaphoyiseni unemfihlo zikambatĥa
Mina ngimuzwa kahle lomfo. inkinga yakhe ukuthi uthukile kakhulu and unamalimu.
Eyh lendoda izosimoshela isikhathi sethu nedata ngoba nakhu sebehlulwe ubugebengu usezosilalelisa amanga ... kuza kunjani ukuthi ungabolekisa ngemoto iyoganga ujike ungatholi lutho ?😮
Avu khohlakele doti😢😢amaqhinga wakho ubala izinto eziningi ezingathi shuu nengqondo sengathi ayikho 😅😅
Tom & Jerry Story 😂😂 South Africa is a Movie 😂😂😂😂
Ngoba uyangazi, nginama lwimi, angikwazi ukukhuluma kahle, ngiyakufika ngithini baba uma ngifika kuPharoah...uphetheni Moses
Ngiphethi nduku nje nkosiyami, yokushaya izilwane😗🎶🎶🎶
Haw🙄🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂yini kodwa? Siyazama ukulalela wena uyasiphazamisa.
@@NomthandazoZulu-in1bcawusikhuzela Ndabezitha. Ziningi izilingo eziphazamisayo ezwini lenkosi.
Ewu yekela ukutatazela mfwethu iqiniso lokukhulula kungabibikho umuntu omsabayo babize sengathi ubabiza eredweni
Ingoma endala kanje😅
Uyasaba lobhuti bandla engath angavikelwa ithongo lakhe nonkulunkulu ngoba uzamile ukwenza ubulumgiswa
Waze wahluleka umuntu ukutchaza Jesu emdala 😢😢asizwa lutho nje ukuthi ubhuti uze ngani.
Hey cabanga nje
@@NtombifuthiDube-xm6pr Mina sengize nga bhoreka nje ngaphuma nakule episode yoh...
Eyi mbudane yodwa mkhwanazi
Uyaxova nje angizwa lutho Mina uzofa engachazanga
Yini nina nihlulwe uksebenzisa inqondo yeñu ngba lómut usabela impilo yakhe ,wayengabika udaba eynduneni nasemakhanselen kuwyena obulele ?? Nithini ngama recording awubufakazi nd okunye mase umbheka lomunt akakwaz nakukhuluma uphansi
Ugula ngomqondo mbizeleni udokotela ikhandalakhe alisebenzi😅😅😅
Uma uthi awumuzwa uMabanga mulalelelisise uzomuzwa bekubulawana kubangwa uphondo lukaBhejane ...uMbatha ubesebenzisa imoto kaMabanga yi ngakho ubebulala abantu ngoba babona imoto yakhe la okubulewe khona umuntu naye uMabanga uyathinteka kokunye
😂😂😂😂😂yoooo ngaze ngahleka kodwaangimuzwa
obhejane impuphu izinkabi ay
Lomlisa akalikhulumi iqiniso,kumele ulisenge ukuze liphume,bebandiza ndawonye
Manje mewuth akakhulumi iqiniso wena uyalaz?
Yiya nawe kwithuleleni ubeke iqiniso ngaloludaba
Umile umbuzo malini ukuqasha inkabi athi ishamase( imina awusangiboni yini😂😂😂😂😂
Ei nangu Muntu ezozipha dilika jele😢😢😊
😂
Ubafo uthi akanaso isbhamu uphathi nduku isagila yiqinisoni leli lomjitha kukhulu akwaziyo an uzobuyele jele ngalezinto azishoyo unaso isbhamu lona futhi unazo ziningi uzama ukufihla izinto azenzayo bantu bakwa hlabisa nisengozini lah😢
Aiii mntaka baba ngyakuxolela mina uyibhimbi awukwazu kuchaza indabayakho izwakale ugcinusubukeka njengomuntu onamanga yoooh uyibhimbinje 😢
Lendaba inamanga phakathi .. kokuningi yena uyazikhipha uthi umsulwa. Akabulali muntu yingakho nje inkulumo yakhe ingahlangani.
Inkinga amalimi kanti isitory usazi sonke..ND unabantu afakazisa ngabo..
Skhasha khashana umphakathi waka Hlabisa uyalwazi udaba😂😂
Indaba zabantu ngyazithanda kodwa ngehluleka ukuzwa ukuthi ubhudi uthini😢😢😢
Wavele washo into engisathi ngifuna ukuyisho ,angimuzwa Nami u Bhuti uxova okuningi,akaqondi straight.
Ushay3lani khona akakacedi kodwa angizwa kuthi uthini
😂😂😂😂😂😂
Ejele babuya izinqondo zincinci 😂
@@maureenlinky3050😂😂😂😂😂😂
lona ucabanga ukuthi sizingane, ngeke impuphu idlule ubhejane.
akakhulume lobaba, lena akayinyanyalatayo ngeke asiyizwa.
Mfowethu we Thuleleni musaukuzibiza ngesiboshwa, uShembe usakuthethelela ngoba sewaphenduka ezenzweni ezimbi.
Mina ngifuna ukwazi ukuthi wenzani lo presenter , I just want to hear his story .
Nam yazi kuthiwa sikhona Kuma videos ngasibheka ngahluleka
@@thembekamankwali346usbheke sikhona babebamba inkunzi Uma ngikhumbula kahle
Buti ngijwayele ukulalela uhlelo lwakho njalo noma ngingalaleli mihla namalanga bt olu uhlelo akuloqiniso akakhulumi zona ubandisa uhle iyooo
Guys um tswana, just wanna know what does the guy mean by BHETJANI? I love the show and I watch it every time but today it looks like um hearing a deep zulu frm a RED TSHIRT GUY, anyone who can assist me, i keep hearing d guy saying KILLING BHETJANI??
Ubhejane is Rhino.
Ubhejane is Rhinoceros
Qha ubafo mina ngingamucebisa ngithi makakhulume iqiniso lodwa futhi alungise izindaba zakhe noJesu avume izono zakhe azinikele kuJesu kuthi noma uyafa, afele ekukhanyeni angayi esihogeni, uma efisa ukukwenza lokhu angasho under le comment yami ngizomuhlanganisa nomfundisi weqiniso oseduze nakubo amuhole ngezwi aqede amubhabhadise aguquke ayeke ubumnyama akhethe ukukhanya, asikho isono uNkulunkulu angakwazi ukusixolela uma umuntu aguquka ngokweqiniso.
Uze uthi ubhuti Mdu "yimina lona okhuluma naye"
The way ey'wishiwishi ngakhona indaba kabhuti😂😂😂😂🙌🙌🙌ayihlangan TOTALLY xem🙅🙅Ozogqina em'zwile sicela abuye as'tshele lendaba kahle🙏🙏🙏
🤣🤣😂cha ubesenzela ukth abuye lapha akhona 🤣naye akazizwa nje
❤
Kodwa yini 😂😂😂😂
Uyayazi mbudane😂😂😂
Chat Shamasenamuhla usilethe lomunti othemelezayo njengoba engakhoni ukqonda ngco
Lobhuti uyamva uthetha into engekho makeze nenyani lixoki eli😂😂😂
Lobhuti keeps tapping his feet on tough questions 😅. Angisho lutho......ukuthi nje, uphuthu aluvuthiwe kahle. Into nje engiyibukayo ubhuti ngeke uyasaba kakhulu. Kukhona okuthile abamfunela kona. Yonke lempilo nje iwubulima nje...ningixolele, kodwa ngazuthi impi yezingane ezincane ezino 10 zibanga ibhola.
Kwakuba sisakhona kule history story sizwa unlimited we data ne wifi ngaphadle kwalokho ngabe sise Cebolethu straight 😂
You have just uncovered a serious syndicate bafo. This guy came to you because of fear and implication. He has just violated his parole. Second loyo uyazi kwenzekeni kuzo zonke lezinto. This matter needs to be taken to the hawks as serious names have been mentioned.
Wena uphume ejele waphinda wazihlanganisa nezigengu futhi ??? Kanti kwathiwani kuwena mhla bekukhipha ejele ???
A kind reminder: ngicela ungapheli lonyaka without a story time, ngendoda yezimpethu yasejele.
Uzenikini ikhanda😅😅cz yabona kuthi ayihlangani lendaba
Listining is a skill ubhuti unamalimu u fast umekhuluma okunye ukushiya engakuqedanga ngenxa yama limu a fast novalo lokukhuluma udaba olunje ku tv ubukwa izwe lonke . Ukuthinta izinduna namaphoyisa kusho ukuba clean iphutha alenza ukunikeza ngemoto yakhu for rhigno poching afuna amasent amancane ngokumuzwa kamu
Cha uzwakala e clean bandla nabu ubufakazi bt kudela owaziyo
hhay nam ngimuzwa kahleee
Lona uzozibophisa futhi uzozibulalisa uyazivikela naye isigebengu lo mabanga okokuqala wayeboshelweni
thoelani ngivumelananawe mfwethu uzamile lobaba
😢😢myekeni uyagula ngenqondo
Ay lobaba unamanga
Ai sengilalelile impela kodwa hhayi uyashwampuza nangu umuntu akunangqikithi
UBhuti uzwakala ngathi uthukile sehluleka nokukhuluma. Cela nimfundise kxoxa kahle azwakale
Usmoshela idata ke lo webhuti wethuleleni 😢
Bazomubulala lo uyabhayiza,ezinye izinto kumele uthule nazo for the sake of Ur life😢
Naye ubabulele abantu uyamuzwa nje ngisho ekhuluma ukuthi uzama ukuzivikela kodwa naye ube mdibi munye naye Lo muntu akathi ubebulala abantu
oryt
Yabona ukuthi into esimkhulumisa ukuthi usezwe ye NIU😢kodwa nje kungathi lukhulu alaziyo Lo bhuti ngeke
Khohlwa ke inkabi igcinele ethuneni, uyathula awuthuli inkabi igcinela ethuneni
Ngicela amukele uJesu avume izono zonke, ayoxolisa kwizisulu nasemndenini ethintekayo. Afunde ibhayibheli, azile ukudla, ashumayeze abangakaphenduki beye izono. Abukele i Narrow Gate Channel with sister Musandiwa ku UA-cam, uJesu uyabuya maduze.
Mxm
..uthini lobhuti asikuzwa
Akakwazi sdalo ukukhuluma, kungenzeka ukhuluma iqiniso just akakwazi ukubeka udaba lwakhe. Asifani singabantu, ukukhuluma kunabantu. Kanti futhi uyesaba nokubulawa.
Ubhuti sisacela nimbheke inqondo kuqala then nimyise for councelling Lobaba akekho ryt ayikho nje into akayikhulumayo esiyizwayo🚮lobaba usimoshela idata
Nkosi ncela ukhusele lo mphefumulo impilo yalensizwa ngathi sisengcophen from now on😢
Cha insuma nsumane lena yalobhuti uyena nje isigebengi lana sevela ngoba sekufe labo Mbatha ngeke angimuzwa nje ngisho ekhuluma
Uyasixhaphaza
Biapolar lo 😂😂😂
Uphethwe uvalo wethukile kodwa Uma umlalela uyezwa ukuthi uyayazi into akhuluma ngayo ngoba ufakazisa ngabantu abaphilayo abakhona abangazikhulumela Uma uThuleleni angabamema bezochaza abakwaziyo nabo ubufakazi ubuphethe sicela u part 2 seku interview ofakazi
Yeah nami ngyabona uyasazi isitory sakhe..inkinga unamalini novalo..asethembe kutholakale labantu ababizayo ngamagama .bazozikhulumela bona
Sekufuneka iSikebhe La
Lobhuthi akathi yena noScelo bebebulala obhejane base begejana nombhatha wakhe loh. Kwafa abantu enolwazi naye kodwa lento yasala naye emphakathini. Sekuze kwawa nama business. Kodwa nje obhejane bababulala bonke
Ai lombhemu uzigumbele yena thuna ngeke aphile eside skhathi njengoba esiveze kanje
Akakhulumi iqiniso lomfana usenza izingane kanti abanye bethu bayembulelwa umoya ongwele😊
❤❤❤❤❤❤
Nsizwa, beniganga ngobhejane nonke.. Naphambana. Se bayakufuna.. Uthukile manje.
Iskeshi lesi shuthi lento kaGwajo iyitrend ngoba nansi isikwaThuleleni😂😂😂😂😂😂
Chaaaa akuson sketch les lomfo uphethwe ukwesaba uthukile kahle hle
@AubreyDube-v6m manje ubeyaphi pho if ubengekho ready ayyy uzosonela ishow nje lo
Cabanga labantu akhuluma ngabo babulawa vele mina nje angazi bashaywa ubani ngiqala ukuzwa ngayo lendoda
Cha kuningi,yimpicabadala le,,I don't think he is ready to confess
Yiyhoo uyaxoka nanku uBhuti. Nimthathaphi bethunana. Please bring us people who are ready to tell the truth and nothing but the truth. Akanantloni zothetha ngoMbatha who is late. How on earth can you do such when you failed to do when he was still alive.
This man must tell us the truth.
Not lamanga akhe
Cha angimuzwa nje mina lobhuti ukuth uthini uyabhibhidla nje
Ayihlangani lento Kanti beyaphi
Hayi bo Lona akazi uthini uyazi yonke into eyenzakalayo makahambe ayeke ukuzoqamba manga lapha@@Ncamuzakancane
Ubhuti uyabhibhidla akazwakali iqiniso liyamkhulula umuntu
Ok mina bhuti mdu ngzocela nje 2 things before ngibe ijudge.
1. Ngicela ubhuti abuye azoqala phansi lendaba yakhe cz angmuzwa bandla
2. Bese ngizicelela wena nje uke usxoxele ngale yakho ne jele, impilo yakhona, why waboshwa konke nje nokphuma kwakho 🙈
Yes uyasho ukut akakwaz kahle ukuchaza khona kuyezwakala ukut ufuna iqiniso kulento ngyaz uma ungeailona igagu kubasengat unecala ungenalo syabonga thulelen baning befa neqiniso belaz
kubuhlungu ke futhi ukungakwazi kuyibekinsaba nam ngingomunye wabo..uyibekakahle ke uma usithi ngumuntu ongakwazi kukhuluma
@@thandothuthani4676 kunzima khona emhlabeni
Aiii umabanga ngibona ukuthi akakwazi ukubeka udaba..vele abantu bomndeni bezalana ngeke behlukaniswa umuntu abangazalani naye..asethembe mfethu ukhuluma iqiniso.inkinga uhlushwa uvalo..nokwesaba..!
Akaze ngidididiswe indaba kanje ubhuti uthini kahle kahle? sicela upart 2 kuloyo part to ayithi halamuzi lapha ekuqaleni asididise khona
Kunzima ukuhlanganisa yonke into ayikhulumayo ubafo kodwa ngoba niyabona iweakness yakhe ukuchaza nenza engathi akuzwakali nhlobo. Mawumlalelisisa uyezwa ukuthi uthini. Ningamhlaseli nge weakness yakhe
Yazi mina ngisezwe
1.impuphu
2.obhejane
3.wabulala obhejane
4.😂😂😂😂ayi ngeke bft
@@angelinetenza1446 mina angzwani nje nokbulala abantu
😂😂😂
Ayhlekwa oe into enje 😂😂 hhawu ngedata lami
Nempuphu😂
😂😂😂 ithuleleni ngiyayilandela kakhulu kodwa namhlanje ngididekile
Bhala lapho..Umphakathi wakaHlabisa wonke uyazi😢
Sawubona Mduduzi ngane yami, umsebenzi wakho muhle kakhulu siyabonga siyi South Africa. Ungavumi bazokonela labantu abanamanga njengalona ohlezi naye njengamanje
Hayi ngempela uzothini bhuti coz angikuzwa😮