Waze walikhuluma Iqiniso uBaba uZindela, Ngyameseka kulokhu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 лют 2025
  • www.impungayesintu.co.za

КОМЕНТАРІ • 34

  • @Inkothololo
    @Inkothololo 3 місяці тому +2

    Aighy, impunga kwakumele ibe ngummeli. Imibuzo yayo mihle.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @dumsanindwandwe411
    @dumsanindwandwe411 3 місяці тому +2

    ayyy naye uZindela akabeke phansi leli Jazi laMakhosi, ngoba leli jazi akulona elikanoma ubani

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 місяці тому +1

      Uqinisile kodwa kuyenzeka uMuntu abenalo uma ewumuntu owembethwe ngokwesiphiwo abalele kukhona namakhosi akuye, kodwa awulifaki eThempeleni ulifaka uma wenza leyonto abakuyale ukuba uyenze ngalo. Sizobiza uBaba uNhlanzi azoyichaza lento ngeqiniso elingachemile

    • @muziwakhezibani748
      @muziwakhezibani748 3 місяці тому

      Mpunga yesintu yazi mina nginobufakazi ngobaba Zindela ngangiphuma emsebezini ekseni ngingibele naye taxin sihleli esithini yodwa naye wahlolela wangeqa amagula waze watshela nangezingane zami ezaphuphuma ko mama wase khaya unesiphiwo baba Zindela kodwa yazi abantu babona umuntu ongaphilile mina nginobufakazi ngaye yafunga ​@@impungayesintutv

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 3 місяці тому +1

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @ethanethan1198
    @ethanethan1198 3 місяці тому +1

    Ibambe Mkhaya

  • @mkhabolengayondodemnyama8418
    @mkhabolengayondodemnyama8418 3 місяці тому +2

    Kulokhu ukhulume amagama ayisminya nangubaba angfuni ukngasho Kulokhu kokuqala ngagcina sengimngabaza kanti uzobuya ngeqiniso lodwa bayajabula ababoniswayo okwasezulwini mabelele eziyithi azizazi noma sezdavuza nje ngoba kubophekile kthina asethembe kyogcina sekukhanya nakthina

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 місяці тому

      Mina ngomunye owathunywa ukuba ayikhuze lento yeMnazaretha kodwa ngitshela osuke efike emphelandaba ngoba uma abantu bebaningi bayadelela kodwa nje mina kade ngayiyeka lengubo ngoba kwathiwa akusiyo ekaShembe namashethi akhona aphambene nomthetho.

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 3 місяці тому

      @@impungayesintutv Kukhona engiqeda ukumtshengisa lecomment yakho ogqoka lamashirt uthi akasophinde awagqoke ngoba ukuzwekahle lokhukukhuluma

  • @nokubongamillicent5136
    @nokubongamillicent5136 3 місяці тому

    Baba Mpunga ngake nesibonakaliso ngibonga ubaba uNyazi Lwezulu lithi lisafuna ukungithu kanti ngaqale ngabona uthingo lathi angibuyele emhlabeni lisazo sebenza kakhulu ngami zining ibonakalis ngifisa ukufika kuwe kodwa ngise Free Start ngibenzela khona ngibuy Ngo December

  • @mlondolozindlovu6348
    @mlondolozindlovu6348 3 місяці тому +1

    Mpunga ngeke ubaba zindela noma eselikhuluma iqiniso angisa vumi ayii Udlala ngathi

  • @goldenskullvisuals8390
    @goldenskullvisuals8390 3 місяці тому

    ai lobaba !!! is not make sure ngaye.

  • @andileblessingshange3505
    @andileblessingshange3505 3 місяці тому +2

    Uqinisile impela uma ungafakile umnazareta omhlophe izidalwa zakho azingeni ethempelini

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @mziemgidi
    @mziemgidi 3 місяці тому +1

    Kunjani Mpunga xa ungamenzisa amahlaya ubabu zindela?

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 3 місяці тому +1

    Unyanisile kodwa ibekwe ngeyindlele kodwa leli jazi kuthwe aliyekwe ngoba lophambanisa nezinto . Nam ndiyafakaza .

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @kwaneledamoyi2347
      @kwaneledamoyi2347 3 місяці тому +1

      @@vusimngomezulu2500 Ahlala emfihlakalweni mfethu nawe ungenwe yi dlozi elalikhonze inkolo. Wena lento uyishoyo yayishiwo lilo lisaphila lahamba lididekile njenga we andikusoli ndi cabanga ukuthi kade le mpendulo kumele uyithole.
      eninkiga xawusadidekile ukuyeka kwakho ukudideka uzoba ryte uhlakaniphile incinci lento isaleyo into eyenza ibenkulu ufunda Levictus yona iyaku qeda nyaa.

  • @Bet_with_G_light
    @Bet_with_G_light 3 місяці тому

    Manj mkhulu Mpunga usho ukth kulawama episode amabili adlule ubungameseki?😂😂😂

  • @nathizungu9146
    @nathizungu9146 3 місяці тому

    Ngisola izizwe kuBaba uZindela lento yakhe engathi uyahonqa phela iminazareth kuya ngesikhathi esiphila kuso angithi kudala kwakuyilena eqinile eyisikhwakhwalala kungabi ukaliki kwaya kwaba ukaliki manje sekuyi Nkosi futhi enye eza nokwayo okusha ngizwa kuthiwa uBaba wayiphasisa lendwangu

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 місяці тому +1

      Ay! Lutho uMnazaretha munye umhlophe uwukhalikhi lona awukho emthethweni, ekhaya lemphefumulo awusavumelwkile. Ngicela ungiphe intshumayelo eyiphasisa

    • @nokubongamillicent5136
      @nokubongamillicent5136 3 місяці тому +2

      Ngivumelana nawe Mpunga e Khalemphufulo baningi abafika nebona kaliso zalemnazaretha emisha kuthiwa u phika u Nyazi

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 місяці тому +1

      @@nokubongamillicent5136 Ngeke bezwe abantu ngoba usathane unamanda abantu sebenza izinto ngoba befuna ukubukwa nokubatshazwa kuleli bandla lento engafuneki

  • @mthokozisinduli2756
    @mthokozisinduli2756 3 місяці тому

    Ukhuluma ngale ayiqgokile kuyimanje??😢😮

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 місяці тому

      Yebo, wathi ubefuna babone ukuthi ukhuluma ngayiphi indwangu

  • @nkululekocele2085
    @nkululekocele2085 3 місяці тому +2

    😂 ey umuntu akalahlwa. Yazi lo mnazaretha enikhuluma ngawo ngawuthungisa ezinyangeni ezine ezedlule kodwa akuvumi ngiwugqoke. Ngikhalela imali yami engayikhipha uhlezi nje ngagcina ngokuwuwasha.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 місяці тому

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 місяці тому +2

      Ungasawugqoki ngoba awukho mhlophe nginesqiniseko sokuthi imibala uyayazi and uyazi ukuthi kuleli bandla kufakwa ingubo emhlophe