ISIMANGA KUFIKA UMFANA KUBO KAKHUZANI ETHI UZOCELA UKUGIDA UTHI AKASAHAMBI

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • Uthi usezohlala emandaba

КОМЕНТАРІ • 323

  • @sinziltube
    @sinziltube 3 роки тому +15

    Mina ngingumuntu we Hip hop we Khuba. Kodwa lokhu engikubona Lana ngicabanga ukuthi abadala bakulethele nangu umfana. Inhlanhla Lena. Nika umfana ithuba🤝

    • @mthokozisiblessing5284
      @mthokozisiblessing5284 3 роки тому

      Ngyakuzwa mft noma ngingavumelani nawe 100% cos akuqali ngaye lomfana ukuzofuna umsebenzi baningi ukuthi nje okwakhe kugqame ngoba usuka kude futhi wamthatha i video, what if ikhono lokugida alikho cos angathanda kodwa mayengakwazi noma engekho ezingeni alifunayo ukhuzani

    • @sukoluhlendzinisa1695
      @sukoluhlendzinisa1695 3 роки тому +1

      Up lapho

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      @@mthokozisiblessing5284 ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      @@sukoluhlendzinisa1695 ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

  • @hlengiwethango6657
    @hlengiwethango6657 3 роки тому +22

    Akaqasheke Qhawe 💙 asithi si promoter ukuthi abantu bazozilahlela kuwe kodwa ke usemcane futhi unalento emphushaya kuyena. Uma kukhona okukhona Qhawe mzame kuzolunga Qhawe kubonisa impilo ukuba abantu beze kuwena kanje bengakwazi. May God bless you kakhulu ngokuba uwena.

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 3 роки тому +1

      Enkosi cc wam ngiyawathanda amazwi wakho nd i hope ukhuzani angamsiza lomfana usemncane maybe uyalidinga nyani itoho logida

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 3 роки тому

      God bless you also cc hlengiwe

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      @@laitaluvolwethu5159 ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

  • @ntombiyesfacadube5683
    @ntombiyesfacadube5683 3 роки тому +16

    Help the kid Khuba there is a reason why this boy came to you uyisbonele kontanga god will continue bless you

  • @noxolopreciousnene3299
    @noxolopreciousnene3299 3 роки тому +3

    Inhlanhla ingakuwe Khuba 🙌🙌 munike usizo umfana uthixo uthembe wena ngalesizwe esincane

  • @andiswamthethwa39
    @andiswamthethwa39 3 роки тому +18

    My heart just tore into pieces😭😭 please help the boy

  • @fakazilemncwango3852
    @fakazilemncwango3852 3 роки тому +12

    Hay Khuzani mtanami kunelinye ithalente onalo okufanele ulilandele ngalaba abasafufusa baqonda wena ngqo isiphiwo sakho, ubizelwe ekubambeni iqhaza ekufukuleni umnotho wezwe

    • @hloniphanindlela4800
      @hloniphanindlela4800 3 роки тому

      Uqinisile lapho..wavele wangkhumbuza uGudwane ethi mhla emvimba ethi ufuna amsize akhiphe okuzingoma..hey ngoba igazi labantu uma likuwe ngeke ukushintshe lokho.

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      @@hloniphanindlela4800 ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

  • @khethiwebulawayo4214
    @khethiwebulawayo4214 3 роки тому +68

    Really I'm confused ngempela WHY labantwana uma bacabanga indawo abangasizakala kuyo kuvele nje kufike uKhuzani Mpungose eMandaba ezingqondweni zabo🤔 ingabe UNkulunkulu uyakusebenzisa Khuzani, uma kunjalo AMEN 🙌abantwana baxakekile badinga usizo so UNkulunkulu ubaletha kuwena khehla, lento eyenzeka kuwena Gawozi ithint' inhliziyo kaNkulunkulu inyakazisa inhliziyo kaJehova Nkosikhona 😥uma ngingaphosisi ungowesithathu lo bonke baxakeke ngokungefani UNkulunkulu unesiqiniseko unethemba uyayazi inhliziyo yakho uyamazi umuntu lo ongaphakathi kuwena akanavalo UNkulunkulu ngawe futhi akangabazi ngawe Gawozi UKWETHEMBILE Khuba ♥️🙏

    • @basha5871
      @basha5871 3 роки тому +3

      I think they saw ama video ka Khuzani enezinye ingane ukuthi uno thando he can help them xixakekile ingane kunzima ngaphandle

    • @slulu7352
      @slulu7352 3 роки тому +10

      Ukube kuyenzeka uMfoka-Khuba bekufanele ekezame kwenza something like academy kuze ezokwazi ku qeqesha lezingane ezinothando lukamaskandi zikwazi kuzimele in future because if engathi uthatha oyedwa kulaba bafana, bazoza bebe baningi egcine ngasakwazi kuba accommodate bonke kanti kungaba lulu khuthi abayise academy than bazimile if sebezwa sebe ryt naye eselibona ikhono labo....Ngathi ngaziphatha kahle mfo kaKhuba ingane eziningi zibukela kuwe. Sikufisela inhlahla!

    • @basha5871
      @basha5871 3 роки тому

      @@slulu7352 ngyavumelana nawe

    • @boxermtshali9864
      @boxermtshali9864 3 роки тому

      Amen butiwam

    • @hloniphanindlela4800
      @hloniphanindlela4800 3 роки тому

      @@slulu7352..iphuzi elihle lelo mfowami

  • @ntombifuthizuma3505
    @ntombifuthizuma3505 3 роки тому +10

    GAWOZI MUSIZE UMTWANA UNKULUNKULU UKHETHE WENA KOMASKANDI BEPHELELE USHEMBE UYOKUBUSISA🙏🙏

  • @lindykhomby4340
    @lindykhomby4340 3 роки тому +1

    Ndlela engimbona ngayo mfana akukho mayelana nothando lokugida kuphela ngathi ekhaya simo asisihle kahle khuluma naye Khuba uzwe kahle story sakhe.....may God bless you ngalabantu abakhalela kuwe mabedinga usizo🙌

  • @thandayiphidlamini6936
    @thandayiphidlamini6936 3 роки тому +7

    Esikhathini sanamhlanje awukwazi ukwethemba umuntu ongamazi kidwa indlela engimbona ngayo lomfana uyadinga ukusizwa engathi kwasekhaya isimo asisihle and lento yokugida uyizwa ngaphakathi uma ikhona indlela ngcela umsize mhlambe usekhaya kungakhona umahluko esimeni okyisona njengamanje yena lomfana asibonayo mhlawumbe ukusiza kwakho lomfana kokuvulela iminyango eminingi asazi Thixo yedwa owaziyo ngcela umzwele mayikhona indlela

  • @wisdomndlovu8378
    @wisdomndlovu8378 Рік тому +1

    Siyabonga Khuzane uma kungenzeka usize lumfana iNkosi izokwengeza Amen.

  • @mthobisibabakasokahdube5956
    @mthobisibabakasokahdube5956 3 роки тому +26

    Qash umfana Khuba kukude kabi eTshen elimnyama umfana ezokhombisa uthando kuwe nento oyenzayo

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @ntombibusisiwe1955
      @ntombibusisiwe1955 2 роки тому

      Mina ngithi udinga usizolomfana namathuba omsebenzi awabonwa kahlekahle udinga itoho imizi eminingi kulele ikati eziko umanje ungamtakula naye angabeka isinkwa etafuleni uyokubusisa ujehova mfoka _Mpungose ja

    • @bhekigina59
      @bhekigina59 2 роки тому

      @@ntombibusisiwe1955 kunjalo nje

  • @makhosandilezulu4681
    @makhosandilezulu4681 3 роки тому +24

    Please take a video of him egida, mhlasimbe kukhona one of your peers kwezomculo ongamunikeza ithuba.

  • @atmproduction705
    @atmproduction705 3 роки тому +7

    I like his confidence but I think he's not aware that when marketing yourself you might WIN OR LOOSE ngoba mangibuka ungumuntu oyothatha isikhathi eside ukuthi abuyele esimeni if u Khuzani angamuphi ithuba but good luck to the young man 😉👍

  • @injebomvu
    @injebomvu 3 роки тому +1

    Qashumfana Khuba mhlampe isimo asisihle nasekhaya kodwa futhi uqaphele lokhu kufika abantu kini ongabazi abanye sebengathola ithuba lokufeza izinhloso zabo ezimbi, kodwa abafuna usizo ngempela basize Khuba

  • @outulerammutle3018
    @outulerammutle3018 2 роки тому

    My brother indeed Jesus will bless you more keep on doing good job this is a calling

  • @thandi1975
    @thandi1975 3 роки тому +5

    Ndicela umncede bhuti xa ukwazi, ndibona usizi kuye ebusweni. Uze enethemba bantu

  • @bhekigina59
    @bhekigina59 2 роки тому

    Aiy mfo ka Khuba kunzima mfw2 yabona nje lomntwana am sure nasekhakubo akukuhle kahle siza Khuba

  • @vuyoema7486
    @vuyoema7486 3 роки тому +5

    just give a young man a chance to fulfil his dream, at list akazanga ngawcela mali but ukbonakalisa isphiwo sakhe,
    masingabaphoxi abantu abasithandayo.

  • @khayadlamini1520
    @khayadlamini1520 Рік тому +2

    😭😭😭😭😭😭😭😭Khuba siza abantwana bangabakho noma ungesuyena uNkuluNkulu but awazi ukuthi balethwa yini eMandaba 🙏🙏🙏🙏uzibusiso zakho zikuBantwana mfwethu siza ukuze kulale kudliwe emakubo njalo ngifikelwa zinyembezi mangibuka lamaVideo uma abafana abancane bakhetha ukuza kwaMpungose bengayi ezidakamizweni,nasezitradini

  • @Rooi_Online
    @Rooi_Online 3 роки тому +18

    I think ushaywa sisimo ekhaya lomjida😢

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 3 роки тому

      Yebo qhawe nam ngicabanga njalo udinga itoho lomfana nd usemncane ukhuba makamsize please nonkulunkulu uzomblessa more ukhuzani

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      @@laitaluvolwethu5159 ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @portiakhanyisile3132
      @portiakhanyisile3132 2 роки тому

      Please help him he really need your help ubengeke asuke kude kangaka God will continue bless you

  • @sikhondzelwazi5918
    @sikhondzelwazi5918 3 роки тому +5

    Oza kanje Khuzani kuwe mthathe. Inhliziyo yakhe nomphefumulo wakhe uyakuthokozela.
    Uma kungenzeka ungamemukeli, ukukhala kwakhe kuyomlimaza ingcondo. Angagcina asenza izinto angazicabangi kuthi angazenza, ezingakalungi empilweni yakhe.
    Lensizwa ayikamani yeza nje, kepha kunesizathu esihle esimlethe kuwe. Uma ungaya kuyohlola, ufune ukwazi ngalensizwa kunezindaba ongazizwa macondana nalensizwa.
    Please ungayilahli. Ngizwa ngaphakathi kimi ungathi ngabe ngiyakhala. Leni? Yindlela ezithoba ngayo lensizwa.
    Yithathe Mpungose.

  • @sikhokhelenixaba2813
    @sikhokhelenixaba2813 3 роки тому +2

    Kodwake nawe Khuzani imibuzo yakho iqinile nd mina ingifikisela umunyu ngoba angazi ukt yini ongayiboni kulelibhungu udidwa yini,ngoba ngabe ubheke indlela ayiyona bese uthatha isinqumo.Usulibe udilaya uya le nale ngiyakulandela kodwa lana ungenza ngizwe ubuhlungu.

  • @zethembemusa7832
    @zethembemusa7832 3 роки тому

    Khuba bhuti noma ungamthatha umqhafazo nje umfana egida mhlampe kwabanye bozakwenu kukhona ongamthakasela

  • @mthokozisiblessing5284
    @mthokozisiblessing5284 3 роки тому +11

    Ey kunzima ukuduma kwesinye isikhathi, mengamthathi lomfana yobe umbulele kodwa futhi engeke amthathe isdingo singekho

  • @geesindy1203
    @geesindy1203 2 роки тому +1

    So touching, hope Khuba managed to help the boy

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 3 роки тому +7

    uKhuzani uyasebenza futhi uyahlonipha yingakho nabantwana bemthanda,noDJ Tira wenza okufanayo.

  • @sindisiwevverocia822
    @sindisiwevverocia822 3 роки тому +1

    Fukula abantwana khuba God father uzokubusisa mo🙏🙏🙏

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 3 роки тому +1

    Pls khuba msize xem lomfana bcs uyabona ukuthi akazimisele ngempela ukubuyela emva ethekwini ufuna ukuba around wena nje ashaye ingoma .....yisiphiwo Sakho khuba semukele ujehova ukuphe Sona bcs bonke labantwana bafuna wena nje .....🙏

  • @sunflawa
    @sunflawa 3 роки тому +3

    Ngibona ngathi isimo sibi ekhaya 💔💔💔

  • @bambabuthelezi7298
    @bambabuthelezi7298 3 роки тому

    Ay udumo luza nentozalo. Ongaz ukuth inhlanhla nom ibhadi. Ay bona wenzenjan myb abadala bakho bakulethela abant abaneTalent. Up Khuba Up.

  • @candicehopewilliams8010
    @candicehopewilliams8010 3 роки тому +5

    Iyakthanda ukgida lentwana😂

  • @mthokozisimthethwa6864
    @mthokozisimthethwa6864 3 роки тому +1

    Ebengingakusho mina ukuthi awhlale naye phansi njengomuntu omdala umtshele ngokubaluleka kweskole makukhona la ashoda khona usungamxhasa if unendlela yokwenza lokho.

  • @sphiwedlamini5592
    @sphiwedlamini5592 8 місяців тому

    Back to school and come back....after that........uzodlala izingane Khuba.....

  • @sphamandladludla3474
    @sphamandladludla3474 3 роки тому

    KHUBA mfth min ngicabanga kuth ukube nenkole sengoma um umntu efuna uginda kuwen uyathadwa ndoda fth ngeke ubavimbe uyohleli uyiqawe nm bengakuboni abanye lokho khumbul ukuth wen waqalaphi khumbul sekwithuba lakhoke mnj lozal abanye KHUBA khumbula👏👏

  • @vusi3685
    @vusi3685 3 роки тому +5

    Khuzani buza leyongane kuthi isikole seyiqedile yini matric isikole sibalulekile kulelizwe ngaphandle kwe mfundo asilutho

  • @samkelokingdom5059
    @samkelokingdom5059 3 роки тому +1

    UNkulunkulu esimkhonzayo uyalingana... Siza umfana ngane yakwethu hlezi umdali uyakuvivinya, lokhu ngoba naye wakufukula wakubeka la ukhona manje.

  • @thollysimelane5514
    @thollysimelane5514 3 роки тому

    Engingakushonje Khuba kukhulu luyeka awukuboni.kunento ezayo kuwe okunikiwe yokusiza abantu🤞Yosho. Kuthi ngasho. Angazi noma siyobe sikubiza dokotela noma president khuleka unkulunkulu akuvezele angihloli ngibona ngendlela onkenzeka ngathi👌

  • @PatriciaMalinga-z3q
    @PatriciaMalinga-z3q 5 місяців тому

    Ayi cha Khuzani inkosimpela usenkingeni ufunukugida nje kuphela cishe noma eselele ebusuku uphupha egida😂😂😂

  • @noziembhantswa3551
    @noziembhantswa3551 3 роки тому +1

    Eyy Khuzani kunzima emhlabeni kodwa uJesu usikhetele wena

  • @africananonymous5556
    @africananonymous5556 3 роки тому +1

    Vula iqembi I "Khuzani youth" vele usunayo I two, ilomfana omncane ofuna ukukhipha plus igidangoma lona leli ☝🏽 okunye nokunye kuzolandela

  • @bongsndimande1284
    @bongsndimande1284 3 роки тому +12

    Iskole isafunda noma isiqedile inkunzi?

  • @thuthukaninene555
    @thuthukaninene555 3 роки тому +2

    Dedela ingan khub igide uyabona iyaphoxeka mawuth uzofona if sesikhon iskhala💔💔

  • @unathiunathi8913
    @unathiunathi8913 3 роки тому +1

    Hay Khuba wena kahle kahle udalelwe uksiza abantu ngane yakwethu....siza Mpungose ikhona lento ngawe.....siza baba.

  • @Thobekambokazi
    @Thobekambokazi Рік тому

    Ngicabanga ukuthi ngoba ubusiswe ngemali nothando lokusiza abantu akasungule iskole iAcademy njengasebholeni.Bangayeki ukfunda..bafundiswe ukugida ukushaya iziginci ukubhala amaculo ukushaya inkostina.Umbono wami nje.

  • @lindennandi4887
    @lindennandi4887 3 роки тому +1

    Ake nigidise ingane bo,kungabanzima kangako.He left home for greener pastures,he dreams of being a celebrity naye.Ngiyamcelela bantu

  • @zolekastokwe7918
    @zolekastokwe7918 3 роки тому

    Ncela umankele Khuba noba ongakwazi mfundise ngoba uthi uyatanda ukugida

  • @khulekanikhulekani1445
    @khulekanikhulekani1445 3 роки тому +1

    Khuzane idlozi lakho liyakhanya✋

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 7 місяців тому

    Kkkkkkk hayi kunzima khuzani yoooo ubheke e ezinto ezinkulu uthi uyazizwa nje lo ukuthi lapho kubo mayeh

  • @mdinekamlambomdinekamlambo9146
    @mdinekamlambomdinekamlambo9146 2 роки тому +1

    Viva ngoblue

  • @sicelokuhledlamini9421
    @sicelokuhledlamini9421 3 роки тому +1

    Aiy mniken ithuba

  • @smilonkonzo244
    @smilonkonzo244 3 роки тому +2

    Kumina kufika izinyembezi uma ngibuka leliBhungu lichaza kabanzi ngothando lwalo lokugidela wena MfokaKhuba.Lensizwa iyazi kahle lento eyifunayo.Ngokwami lesi yisibusiso Mpungose esivela kuMvelinqangi nabakini abangasekho.Xhumana nabakubo kuqala bese uyamvumela ukugida.Lomuntu uchithe eningi imali egibela.Inhloso yinye Vo ☝️ "Wukugidela uKhuzani".Mthathe Wena waseKukhulumeni.Ngiyamphaphathela.

  • @ZiphokuhleMhlongo-z2t
    @ZiphokuhleMhlongo-z2t 2 місяці тому

    😢bhut omdala ngya cabanga kuth uthando uyalwazi ngisho ngathiwa olwani simcelela ithuba singama gida ngom🫵akalithole naye ithuba

  • @menzibrown6150
    @menzibrown6150 2 роки тому

    Just give him a chance khuba unkulunkulu ukudalele ukuthi uphakamise abantu sengibonile kakhulukazi INTSHA

  • @siyabongasibongisenintshin2483

    Ayi ngyakucela nami mfokampungose mthathe mfwethu, ngyacela nkunzi 😢

  • @DRKHASANTO
    @DRKHASANTO 3 роки тому +3

    Nkulunkulu we khasanto hawukela Naba abantwana bakho badinga uthando nempatho nenjanjabulo.. Ngamaasbomu 🤞

  • @simphiwephiwo8265
    @simphiwephiwo8265 3 роки тому

    Ubusisiwe khuba khononakho siza abantu

  • @muziwisemangumede45
    @muziwisemangumede45 2 роки тому

    Yey ngeke akasizani u Khuba kanti bekuzoba isibusiso lesi kuye lomfana ukhethe yena kubobonke abantu kodwa uyamxosha

  • @lnmkhize5917
    @lnmkhize5917 3 роки тому

    Khuba maize mamntwana uyisibusiso uphethwe yini awuzibuze lokho esika kuze kangaka exe esifika enkandla

  • @patiencesanelisiwe5845
    @patiencesanelisiwe5845 3 роки тому +3

    Khuzane yamukela.
    Lolu ubizo lwakho
    Unongcobo , ujehova ubambulela wena.

  • @sellothage4188
    @sellothage4188 3 роки тому +1

    Kushukuthi ukhuzani unobizo lokuthi abasize labantwana befeze amaphupho abo.

  • @musamkhize9328
    @musamkhize9328 3 роки тому +3

    Sicela mf2 ubasize kunokuthi badle Izidakamizwa, iwunga and enye into Indlala idla lumi kunzima mf2 siza

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      ua-cam.com/video/Y7cIJM31FrQ/v-deo.html

    • @amandangcolosi6681
      @amandangcolosi6681 2 роки тому

      Mmmm isono msize khuzani kungenzek kuty impumelelo yakhe jehova wayibek zandlen zakho

  • @nathimixbuthelezi2047
    @nathimixbuthelezi2047 3 роки тому +3

    Ndlamlenze mfwethu iyisiphiwo kuwe lento isiyangimangaza, mfwethu uma unendlela yokusiza lababantwana abalokhu beza kuwe zama ngawo onke amandla akho mfwethu izibusiso zifika ngezindlela eziningi bafo.Kodwa ngathi kuyohamba kuhambe ugcine ungumuntu osiza abantu mfwethu ngoba abantu abadinga usizo bacabanga wena.

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 3 роки тому

    Khuzani mnewethu awuzihlole. Kungenzeka ukuthi unguyise wesizwe. Amaningi anginawo ume njalo nje mnewethu. Thola ijele lensizwa alibalekelayo kunzima emhlabeni. Sibonge

  • @MaNxamalala247
    @MaNxamalala247 2 роки тому

    Basize Khuba ngoba cha ubizelwe kulento kodwa uqaphela abantu abathembakali

  • @melikhayahGasah
    @melikhayahGasah 2 роки тому

    Ngizwa ubuhlungu ngalo mfana usizi nokuhlupha kubhalwe kuye emehlweni, iqhawe alimsize noma ngani or agade izinkomo aqede usizi lwakubo

  • @thembinkosimthethwa2136
    @thembinkosimthethwa2136 3 роки тому +1

    Wenze kahleke wayishutha isaqala lendaba ngoba hhey......

  • @sakhisenimkhize8162
    @sakhisenimkhize8162 3 роки тому +2

    Hhayi mfoka khuba mqashe umfana I'm sure ulethelwe zidalwa zakini ngoba usuka kude kakhulu mhlambe kukhona lento akezanayo

  • @mbalingcobo6608
    @mbalingcobo6608 3 роки тому

    If ngbheka loGuy akazile ngokugida ngibhek sengath ufun kushintsha isimo sakhe..uhlupekil lomtwan

  • @basha5871
    @basha5871 3 роки тому +1

    Mna I think lomfana uyenziwa yikuhlupheka uzamile ukubheka layengayakhona wacabanga u Khuzani ukuthi he can help him mnike okusamsebenzi nyana bakithi loba ukulusa inkomo

    • @kananaidu5
      @kananaidu5 3 роки тому +1

      Nami ngizitshela loko ikude kabi e Tshelimnyama lomfana udinga okuyutoho njr nkosi yami cos uyamuzwa ma ety if eke wagoduka ngeke esakwazi ukubuya shems

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      @@kananaidu5 ua-cam.com/video/jdEbzJzBuSA/v-deo.html

    • @mpathashorts1658
      @mpathashorts1658 3 роки тому

      ua-cam.com/video/jdEbzJzBuSA/v-deo.html

    • @basha5871
      @basha5871 3 роки тому

      @@mpathashorts1658 wa bhora

  • @zodwasibutha1855
    @zodwasibutha1855 Рік тому

    Kwagcina kanjani ngomfama bakithi ,,wathathwa wagida ,,ngifisa ukwazi ,,😢

  • @mduduzimnguni5050
    @mduduzimnguni5050 2 роки тому

    Ya kwakunzima lapha,nami nje ikhona into engihluphayo ngalomfana and usasemncane.

  • @simmzlingsmthiyane1809
    @simmzlingsmthiyane1809 3 роки тому +1

    😂😂😂he must focus at school ukugida uyobuye akubone

  • @mthobisibuthelezi4803
    @mthobisibuthelezi4803 3 роки тому +1

    😄ubizelwe kulento Khuba,inhlanhla lezi

  • @thembigoodness9193
    @thembigoodness9193 2 роки тому

    Inhliziyo onayo enhle edonsa abatwana mybe ungazama okuyisikole bafunde ukugida, bese bayabathatha abanye abaculi ngoba angeke ube ne space sawowo wonke umuntu

  • @bekithembangwenya2840
    @bekithembangwenya2840 3 роки тому +1

    Ungenzinjalo khuzani kulusizi lokhu

  • @zamaningcobo8263
    @zamaningcobo8263 3 роки тому

    Khuba mf2 lengane lethwe into thile ebona kuwe noma ngabe kuphi ngacabanga ngayo but uze ngavaleli ngaphandle ngeke ihambe izwe lingaka nganajongo ngokugida ingoma

  • @ndabenhlengcobo8772
    @ndabenhlengcobo8772 3 роки тому

    cha nami ngiyeza eMandaba ngfuna ungfunise ubaba wami

  • @christianosobzatwala7093
    @christianosobzatwala7093 3 роки тому +2

    Khuzani faka lomfana ekhwapheni umfukamele kuhle kwesikhukukazi sifukamele amaqanda aso, futhi okunye lomfana uze ngothando lomculo nawe, qasha umfana ukhohlwe okunye kuzoza kamuva

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 3 роки тому

    Awu nkosyam mhlambe udontsa kanzima xeim uzama umsebenzi

  • @mbalenhlegumede7571
    @mbalenhlegumede7571 3 роки тому

    Awuuu nkoc yam ngaze ngamdabukela nje

  • @lamecktshuma3920
    @lamecktshuma3920 3 роки тому +1

    UyiNkosi Khuba

  • @siyabongasiya9099
    @siyabongasiya9099 3 роки тому

    Haw njalo nje ukhuzane kuhlezi kufika abantu kubo abangaziwa...ai ai ai

  • @treyornkabinde1763
    @treyornkabinde1763 3 роки тому

    Mnikeze ithuba umfana uzoba ukuthi uphetheni

  • @yollandahmagubane3938
    @yollandahmagubane3938 3 роки тому

    Qhubeka Khuba ubugagu abuthengwa futhi ubuholi busegazini lakho ... Kuyacaca ke ukuthi “NKANDLA” iyasibeka ebalazweni... Uyithemba labaxakekile, basize nkosiyami kusegazini lakho futhi angeke kujike...🍹🍺🍯🧉🍾🥁🇿🇦🇿🇦🇿🇦🇿🇦🤾🏿‍♂️🌎

  • @sdulusegejasphikeleleli7560
    @sdulusegejasphikeleleli7560 3 роки тому +1

    Nkosyami mvumele mtaka mangema yambona uyathanda bakith

  • @bonginkosiinnocentmpanza3852
    @bonginkosiinnocentmpanza3852 3 роки тому

    Mqashe khuba noma umluleke ngokufanele akwenze mhlampe Uzomqash uma eqeda ukufunda iskole ngoba nginenkolelo yokuthi izidalwa zakubo nezikini Ezenza lento ngoba akazile ngokubi ukusiza omunye umuntu Izidalwa zakubo nabantu abamembethe bayazivula izinto zakho ngoba isintu sethu sigqugquzela kakhulu ukuthandana nokusizan

  • @tuvomaseti
    @tuvomaseti Рік тому

    Khuzani mfowethu zosikelelwa Thixo bayakuthanda abantwana

  • @laitaluvolwethu5159
    @laitaluvolwethu5159 3 роки тому

    Khuba please siza lengane nkabiyam please idinga uncedo mfowethu khawube nozwelo or nonkulunkulu uzokublessa nkabi please

  • @mthehgoodman6778
    @mthehgoodman6778 3 роки тому

    Makungenjalo lensizwa ayize izosebenza nam ematruckin ivule oseyili betruck mase ku off loader sobe sisuka emkondeni siya ecapetown goli eastlondon lapho esiphumula khona sivula ingoma zikakhuba uyagida mina ngimshayela izandla

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 9 місяців тому

    awu boy yini isikole usiyekeleni

  • @nqabenikhumalo1085
    @nqabenikhumalo1085 3 роки тому +1

    Awmuph ithuba boo!!!!

  • @lusindisodlamini4614
    @lusindisodlamini4614 3 роки тому

    khuba qawe muthathe umfana mhlawmbe nesimo sakubo asisihle

  • @BulawayoCelebritytv
    @BulawayoCelebritytv 3 роки тому

    Khuzani mfowethu msize umntwana ulekhono elihle

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi 3 роки тому

    We Khuba Ake ungithinte lapha sibone ukuthi singabambisana kanjani Kulabantu abafika la kuwe bezocela Usizo uzo ngithola Google ZONKE ASHHI noma Ngizokufonela mina

  • @percyncubencube994
    @percyncubencube994 3 роки тому

    chaaa Khuba mnike ithuba bakithi plz

  • @user-ho6hh7fv1v
    @user-ho6hh7fv1v 9 місяців тому

    😂😂😂😂😂plz ungathwalike ngaye

  • @jazzmanjockies8042
    @jazzmanjockies8042 2 роки тому

    Yeyi unenhlanhla khuba abafana laba babizwe ngbakini yakha amaqwmbu

  • @mwelidstv
    @mwelidstv 3 роки тому +3

    What if akakwazi ukuGida?🤔
    Inzima le😔

  • @nomfusirwayi7082
    @nomfusirwayi7082 3 роки тому

    Khuba ndiyakholelwa kuwe buti wam mgidise umntana kubo bonke kukhanye wena unkulunkulu ukubekele abantu bakhe basize buti