U Ngizwe akamnakile u Khuzani yazi usephilela impilo yakhe uMgodi usenenkinga yokuthi uNgizwe ugain ama Fans kanti usebenzisana ne Gcokama even namanje u Ngizwe akakamphendulu sonke siyazi ukuthi usheshe aphendulu akasamnakili qobo
Yeka umona bafo kuphela nje u Ngizwe Mchunu wawuzwana Naye kodwa manje sewumkhuluma kabi and inhliziyo yakho imbike bafo awukwazi ukugcoma if umuntu enzekahle kanti anidlali lana and cha umuhle ngoba uyazazisa tomuch kodwa wena awufuni abanye bazigcome kanjani u,Ngizwe Mchunu if ezenzele izinto zakhe wena ungenaphi ngoba phela uphusha impilo yakhe yeyi umona kubanzima uyabona ungizwe wakuthatha wakudumisa o Khozini fm ekubongela kakhulu bagcine abantu nabo sebekunakile kakhulu manje usuyamxeka kanti wena ufunani 🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔
kodwa lenkulumo yakho Khuba ngibona ngathi uyahlambalaza akukhona ukutalabha lokhu okukhulumayo Ungizwe ngoba eyi mix masala nje usebenzela umndeni wakhe and iyona into emfakela imali leyo kuze kuphile umndeni wakhe
Cha mina ngimlandel mpela ukhuzan but ngyazlalel ngoma zakhe cause maskand ngyawthanda yabo leka ngizwe mchunu nje icacile ukuth ubulawa umona akakwaz ukuncoma omuny munt menze into enhle asoke siyfundise ukuncoma omuny munt if enento enhle noma enze kahle asngamnakelis ungizwe cha nje ubhedile umona nje umbulele
Injalo King Ndlamlenze siyabonga kakhulu ukthola umntu esimlandelayo asjabulise abuye asibalekise akhombe ukty sincenge yakwenzayo nkonke singabalandeli bakho Ayishe leyooompaaaahla
Inkinga yakho uveza okubi kodwa ngomacingwane awusho lutho ngaye nisengabangani. Kanti kazi unhloboni kapende
Lol kwaaaaaaaaa😂😂😂😂😂 uthi uyiMix masala lomfo......"hai maan uyandixaka maan ubhiti"😂😂😂. Umchanile 💯👌
Wenzeni u Ngizwe?
Lenzeni iChunuuu?
Kuyadlalwa🤝
Yooh ayakhuluma nanka amadoda abafazi
Aykhale uzoysola stru usakuplenela uNgizwe zizokhala nakuwe Khuba futhi uyoze ukhala iheeeeeeee
It's me from PE nyanisile Khuzani linqatha lo Ngizwe futhi usisidina sendoda
Uhlanganaphi pho Khuzani ngoba phela shuthi uMulti talented
Khuba,Sgquma ndawonye njengengulube, u Macingwane u muntu wa ma hlaya. U nga thatheli ekhanda.
Khuzani you are undermining kengok ude uthi i " i cleaner intombi eyi cleaner " waze waphakama mfana ka Mpongose
Yhuuu uphakeme manyan cc uzibona kunguye yedwa umntu obalulekikeyo Kuba engumculi kanti uxhaswa sithi
Uyangidina nje mgathola kuth phuma nje khaya lalisokola manje sebona emcono nesngisi esgugile
Mthaaatheee uyozayisole 😂😂😂😂😂zakhala ngempela phela manje 😂😂😂😂mtshele khuba ngiyavuma nginguMfokamnguny phansi le ejozini uMkhalesondela 🙏🙏 impela kumele sazi qhawe ukuthi kwenzakalani ngeqhawe kethu❤
Umnyatheli wamaqandenkukhu kungafi ngusho elilodwa😂😂😂😂😂😂😂❣️ngiyayizwi inkabi lapho ayikhaleeeee
😂😂😂😂😂💙💙💙qhawe lamii khuba madoda
Ngaze ngahleka mina ngingumlandeli we Chunu but you made my day🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Umgodi🤣
Thumbs up Qhawe lami izinja aziykhonkothi imoto emile zikhonkotha ehambayo angeke bakwenze lutho bogcina ngokukugudla Khuuuba wethu
Ziyakhala madoda muhle umndlalo awuqhubeke😂😂😂😂😂 ayi wekhuzane mfana akulandeli kodwa mfana ufakezonke ayikhale
Kunani if ungizwe ekhona kuyo yonke into?
Danky khuba wethu siyakuthanda qhawe lethu izwiiiiiiiiiiii mngani
Thanks for the Nice Comedy🤣🤣🤣🤣
Cha hhay kukude la Niya khona,ngeke niyizwe indlela
As much as ngiwumlandel wakho kodwa ukube uthulile bewungek ufe sometimes ukuthula kuyimpendul enganamsindo
Good point Nozi kwalaphi nje ukuthula.
Kodwa lapha ukhona ingenxa yakhe
The problem you want your enemies be Ngizwe's enemies
Uyangidina shame...
Thanks. That's it. Fight your battles alone
Ake nivalele labantu bazwane amandla zizophela inkuluma ai
oryt ngyavuma uNgizwe uy mix-masala, wena-ke wi mixed portion
U Ngizwe akamnakile u Khuzani yazi usephilela impilo yakhe uMgodi usenenkinga yokuthi uNgizwe ugain ama Fans kanti usebenzisana ne Gcokama even namanje u Ngizwe akakamphendulu sonke siyazi ukuthi usheshe aphendulu akasamnakili qobo
Hahaha ha nxa wena uyokushayi uNgizwe hah hahaha nxa suka mani
Kodwa khuzan mft,,,, ay mmmm 🤔🤔🤔,, uyathandeka kodwa noma ususukela uhlanya nje,,,, saze Sasha jesu 🙆🙆🙆🙆impendulo kangizwe
🤣🤣🤣🤣🤣😅 kodwa Khuzani thanda xa umlinganisa ekhuluma nguye nqo!🤣🤣🤣🤣🤣🤣😂
Kakhulu he is good at that. He always get it right
Uhlanganaphike wena mfazi ndin awuyeke Ngizwe usihlanyela kamnandi siyi Ningizimu Africa
Anihlukane no Ngizwe phuma kuye unake ezakho nawe Khuzani
Wavele wenz usuku lwami lwabaluhle wen wakoKhuba .Dankie Ndlamlenze
Go khuba go umfula ongashi💙
Yeka umona bafo kuphela nje u Ngizwe Mchunu wawuzwana Naye kodwa manje sewumkhuluma kabi and inhliziyo yakho imbike bafo awukwazi ukugcoma if umuntu enzekahle kanti anidlali lana and cha umuhle ngoba uyazazisa tomuch kodwa wena awufuni abanye bazigcome kanjani u,Ngizwe Mchunu if ezenzele izinto zakhe wena ungenaphi ngoba phela uphusha impilo yakhe yeyi umona kubanzima uyabona ungizwe wakuthatha wakudumisa o Khozini fm ekubongela kakhulu bagcine abantu nabo sebekunakile kakhulu manje usuyamxeka kanti wena ufunani 🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔🤔
Yimbhungululento
Kushaye lokhu khuba kushaye lentulo yakwamchunu
😂😂😂😂ufuna ukuba isangoma😂😂😂akasona yin
Uzowotha lomlilo weKhuzani 🤣🤣
Lizogadla iChunu zizokhala😂😂😂😂
Liyeza iChunu😅🤣😂😆
ngizwe uzididekele Naye mpilweni😂😂😂
Ngyabonga blue 💙nation ingoje yonke ithi viva blue nation qhawe lami Ngyabonga
Dat means uyawabona amagalelo akhe coz zonke lezizinto ozibalayo USA excel kudos n his Talented, bayamthanda Abantu wena nje uyaveva coz udlala umona
Khuzani uyedelela yooooo
U Ngizwe mdala kunawe mhloniphe mfana
UThibela izihlathi zakhe ave imvuma I purid nama danono
Wayewumngani wakho njl,
What is to do with you focus to yourself yekela uNgizwe
Mna ndiyayiva nje intetho yakho.. Ndizithandela nje langoma ithi "Ungibona Ngicwebeze ngihlabekisa umama womntwanam" hayi iyatsho ndivuma noba sendivilapha for usebenza✌️✌️
Khuphuka khuba
Kazi owani umona uyinakenani impilo kangizwa ngoba ngabunakeyakho
Liyeza iChunu 😅🤣😂 nizozwa nina
nawe awnamfihlo, sewveza iznt obuzenza naye, sehlulekile mnj ukfihla Dixa ndini, musa ukumsabisa wen nj awsatshwa ndawo ntlobo
Uthi izindondo wazigwazela kuthini okwakho ukuphawula mfoka mpungose?
NAKA EZAKHO BOI
😂😂😂 kahlehle ufuna ukuba yini inkosi yomaskandi
Uyaphapha lo, kanti kunani mefuna ukuba kuyo yonke into, musa ukphapha wena muhlulwa ukuba ambitious ungamoneli ezinye izinsizwa
Sukhuluma kakhulu ndoda
Ngempela yaz
ay uyeyisa mfana ka Mpungose
Ey cha uyakhuluma dixa ay ngeke😂
Niyafana kodwa nkabyam no Ngizwe cishe imbewu yase Nkandla le yokuba u-angsaleli
Uqinisile bafo. Naye akehlukile ubhuti lo ophawulayo lo. Shuthi inkandla injalo
Iqiniso lelo bayafana
Zakhala
Madodaaa
Cha yakhuluma mfa Mpungose😎
Washo Nami ngayibona lento khuba, konakala mhla exoshwa oKhozini bakithi 🤣🤣🤣🤣🤣
Nyanisile kodwo mthakwetu yhoooo loNgizwe uyaphapha nyani
Awuohaphi unani ke wena.
🤣 🤣 🤣 🤣 🤣 Uqinisil bfo ayiiiiiiiiii ugaxekil
Uqinisile khuba
Waze wakwaz ukumingisa😅🤣🤣🤣🤣mina iyangihlekisa ndaba yenu
Naw Khub yehlisa ukukhulum umuntu fanele umaz futh umnqonde ukuth umnguntu onjan um uphika nomuntu ungcina usuwehlelwa isithunzi ngobunyumuntu pls yehlisa pls
Yin ehlekisa uthibela la mangabe niyangzwisa?
😂😂😂😂😂😂😂😂khuzani you killed me#cleaner from Eshowe
Kunjani uma ethandana ne cleaner. Wena uyini. Uthini eyakho I qualification
ayiyimbi le ntibane ewThibela wemameeeeeer!
Hhai niyakhuluma madoda ngyanivuma indoda ekhuluma kanje hhai musani kusisolisa bafwethu 🤞🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂ufuna kuba uMandeli...yebakwethu Kodwa ngoNgizwe
Eiy ukhulumisa okomfazi
🤣🤣🤣🤣 hawu khuzani yekabo👏😁
Mtshele Khuzani liyinkinga leli. Dliwa lakwaMchunu
Enkosi Khuzani siyafa bo phela uNgizwe uyathanda ukuzenza umntu owazi konke abe engazi luty hawu mina ngiyabonga kakhulu waze walitsho iqiniso unesdina nje lona
Uyabehlula labafana Khuzani noma sebezenza okhanda shisa bafike baphole lapha kuwena angisakhulumi ngalokhu kwakaManqele sekuyadabukisa 🤣🤣
Dlothovu ohlala esitobhin agade eziya emnothweni 😁😁😁😁😁
😂😂😂😂😂😂😂Ziyakhala qhawe lam blue Nation ✌️💙
Yeiii ugeqa amagula wenkabi njalo
🤣🤣🤣🤣🤣sesi ryt ngempela
Senglinde iResponse kangizw zizokhala😅
🤞🤣🤣🤣🤣
Zisakhala la😂😂😂
Ufuna nokuba umongameli🤣🤣🤣
Kodwa niyafana naye nawe awufuni ukusala same WhatsApp group nje
Noma kuthiwa loyosis cleaner phesheya umuntu naye so nje ngahlekisi ngaye!
Uhleko lwalobhuti oseceleni 💯😃😂😂😂
😂🤣😂🤣Waze walikhuluma iqiniso Khuzani 🤝🏿
Yekela umuntu aqhube isiphiwo sakhe nawe uqhube esakho
kodwa lenkulumo yakho Khuba ngibona ngathi uyahlambalaza akukhona ukutalabha lokhu okukhulumayo Ungizwe ngoba eyi mix masala nje usebenzela umndeni wakhe and iyona into emfakela imali leyo kuze kuphile umndeni wakhe
Ungizwe mayedelela abantu usuke ungabakhulumeli ngani
Mina ngibona ngathi nesgaba sakhe nje u Khuzani asivumi ukuthi angakhuma so, uyezehlisa isthunzi nje u Khuba🤣🤣🤣
Uyamtalabha nje
😂🤣😂🤣🤣🤣 Mkhayaaaaaaa
Khuzani uyaphapha xeim🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 cha unezindab yooo.....yabona eka Mandela keyon iyangiqeda🤣🤣🤣🤣
😂😂ubizoba right engomeni kelento Khuzani andizi kungani ungayifakanga kwi Hawwu lalonyaka😂😂😂
Cha mina ngimlandel mpela ukhuzan but ngyazlalel ngoma zakhe cause maskand ngyawthanda yabo leka ngizwe mchunu nje icacile ukuth ubulawa umona akakwaz ukuncoma omuny munt menze into enhle asoke siyfundise ukuncoma omuny munt if enento enhle noma enze kahle asngamnakelis ungizwe cha nje ubhedile umona nje umbulele
intombazane eyiCleaner phesheya futhi isebenza reception ay yeka bafo
Common factor utholakala ngapha nangapha
Manje wena Khuzani uxakwa yini ngoba phela lezi zinto akazenzayo uNgizwe azihlangani ndawo nawe? Uyakuthanda ukubewuza ngezinto ezikude nawe. Uboke unake ezakho "Nondaba".
Talabha Ndlamlenze lesixaxa samaxoki angenangoma aphethe itrend kuphela nobuxoki
Yeka uNgizwe wena naka ezakho. Uvinjwe yini wena
UHLUSHWE YINI ...???? From London 🇬🇧
😂😂😂😂😂Ñgyakudabukela
Uzobuya uMacingwane ... Uzogadla 😂😂😂😂😂
Nine drama seninonke nje makwedini that side😅
😂uqinisile khuba ayivalwe lento izoqhatha izwe leshandisi
Usho yonke into oyithandayo ,Kodwa uma sephendula uyakhala ,wena kant unjan
Ezintsizwa zase natal ziyandichaza... ndirhalela ukuva ichunu xalikhuphuka uba lizokhuphuka lithini into endiyaziyo ngeke lithule
Akho mqondo kwelo Chunu uhlanya qobo manje.
Kodwa uliqhawe mfoka mpungose 🤸🙌
Zokunyisa ngizwe wena inhlamba akazoykhipha kuwe ngiyaysaba
wenzani ungizwe manje??