Ukuthandana Nesihlobo with Mlekeleli Mbanjwa & Mkhulu Ximba | Indaba YeSintu with Alex Mthiyane

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 вер 2024
  • Kubaluleke kangakanani ukufundisa intsha ngomlando nemvelaphi yayo?
    Namhlanje sibona izingane eziyizihlobo noma ezingo sbongo fana zijola futhi zilalana ngenxa yokungabi nalolulwazi.
    Sithini isintu ngokujola nangokulalana kwezihlobo?

КОМЕНТАРІ • 37

  • @dumisilemtshali6954
    @dumisilemtshali6954 3 роки тому +16

    Ibuhlungu le topic ngoba kunzima ukuhlukana nesihlobo sakho ngisho usulazi iqiniso

  • @vwpmay5140
    @vwpmay5140 2 роки тому +2

    Mthiyane, ngiyilalela nendaba 3 months after it was recorded, we need a second session yalesihloko, ungene nasendlunkulu yakwaZulu.

  • @kagisompshe6369
    @kagisompshe6369 3 роки тому +7

    In other tribes it is allowed to marry your cousin. For example the in the Tswana tribe and other Tswana clan it is allowed to get married to your cousin.

  • @carolmsimang6224
    @carolmsimang6224 4 місяці тому

    Kunzima manje ukwazi isbongo. Izingane sezikuliswa ngamzali munye. Bese kuba khona iszingane ezizaleke ngokudlwengulwa. Kube khona obaba abalahla futhi baziphike izingane😢

  • @sindimavovo6156
    @sindimavovo6156 3 роки тому +3

    Uma engavumi ol wesilisa ukuthi ilungiswe lendaba yomuhlobo minake wefazane ngifisa ukulungisa ngenze njani

  • @mazwiesibiya1332
    @mazwiesibiya1332 3 роки тому +2

    Bagejile osolwazi kule topic

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 3 роки тому +3

    Khona abantu abasebancane abasenandaba nobuhlobo sebethandana nezihlobo vele bakholwa ngokubona

  • @mthokozisimsomi9550
    @mthokozisimsomi9550 3 роки тому +4

    Le yokuthi kuthandane abohlanga olwahlukene indaba yona ayilihlangahlanganisi ithongo kube nezingqinamba ngenxa yakho?

  • @nokwandasbiya6462
    @nokwandasbiya6462 3 роки тому +3

    Angeke nje ngathandana nesihlobo ngazi

  • @SphysawDaWish
    @SphysawDaWish 3 роки тому +2

    Missed it yesterday, ngivuka ngayo today 😄😄

  • @richmondmavimbela5126
    @richmondmavimbela5126 3 дні тому

    Ake sithi omama bethu bayelamana bagane ezibongweni ezahlukene izingane zethu zingaganana yini?

  • @ntokozohlatshwayo165
    @ntokozohlatshwayo165 3 роки тому +2

    Asithi nakhu kukhona umcimbi la egcekeni, nakhu ngibona intombi la, kuthiwe umzala, mangibuza kuthiwa eyakaMfeka. Lesisbongo asikho kuzibongo ezine, esasekhaya, esagogo ozala ubaba, esakomalu nakomalume bomalume. Ngabe nginephutha mangishela lentombi?

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 2 роки тому

    Syabonga ukubazisa abantwana ngoba abasabuzani

  • @mdlulizamo7243
    @mdlulizamo7243 3 роки тому +3

    Lomlisa ulimele la ekhanda. Akasazi isintu ngaphambi kokufika kwenkolo yemfundo thina bantu besizulu said shelelwa ogogo nomkhulu bese wena uya tshelwa yingakho uma sewuhlakaniphile usufuna owakho umfazi wawuzifunel kwakuqonyiswa omzala( umzala uzala indodana)

  • @cavirelagwala3627
    @cavirelagwala3627 3 роки тому +6

    Uyakwaz ukuqoma umuntu onesithakazelo esifana nesithakazelo samama wakho okuzalayo,nakhona suke kuyisithakazelo esisodwa

  • @sandiswagift2972
    @sandiswagift2972 3 роки тому +2

    Ngiqapha amaphimbo abo ayefana noma ngizothi azwakala ngokufana angeke ubahlukanise kakhulu ungakajuli ekubaleleni ngokuhlukana kwaphimbo abo..

  • @phikelansele5651
    @phikelansele5651 3 роки тому +4

    uKHUMALO no ZWANE BAYKHONA UKUTHANDANA?

    • @nobuhlemkhize2673
      @nobuhlemkhize2673 3 роки тому

      Nope

    • @mkhabolengayondodemyama5905
      @mkhabolengayondodemyama5905 3 роки тому +1

      Wena ka Lindamkhonto mina ngenzintembi ngowakwa Nsele kodwa ngakhulela ekhaya komama ngathola izingane ezine kumaZwane naye owakhulela ekhaya komawakhe kwa Zwane minavele ngsebenzisa esakithi yena usebenzisa esasekhaya komawakhe yena wayengasazi isbongosami waqabuka sesnengane ekgcineni kwavele kwafika ischitho sahlukana sesnezingane ezine kmanje ngsahlela ukyolobola labantwana ngo December ngoba nganghlawlile ekqaleni ismanga bonke abantwana bethu baphilakahle baze bayiqengqe naseskoleni bangenzela umusa o Mangethe o Ntshosho o Mafu uphile nje nganyakwethu Cebekhulu

  • @lethukuthulantuli1082
    @lethukuthulantuli1082 3 роки тому

    Yazi ngavele nga connect no Mkhulu uMlaba ngiqala nokum'bona.

  • @melusimster4664
    @melusimster4664 3 роки тому +1

    Impunga yesintu🔥

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 2 роки тому

    Aybo kuthiwa umzala wakho ikuphi okunye misani ukuganga zingane zethu nicekela phansi iksasa ngoba ngeke uyenze lutho leyongane uyangcolisa nje

  • @siyahmchunu5728
    @siyahmchunu5728 3 роки тому

    Kuvumelekile ukuthi umuntu wakwa Nxumalo ethandane nomuntu wakwa Mchunu?

  • @mthokozisidlamini9330
    @mthokozisidlamini9330 2 роки тому

    Kuwrong ukuth umuntu wakaDlamini athandane nomuntu wakaNkosi?

  • @sandilefuturezungu8998
    @sandilefuturezungu8998 3 роки тому

    Mfoka Mthiyane kneshow enake nayenza on the web.

  • @highandmightyqueen79
    @highandmightyqueen79 3 роки тому +3

    In Xhosa culture, you not allowed to date or marry people from your clan especially your father's clan

    • @noxcie0noxcie080
      @noxcie0noxcie080 3 роки тому

      Wat i would like to know is uyakwazi yin ukujola nomuntu wakwa majola ube wena owakwa Mchunu since kuthiwa yisibongo esisodwa leso?

    • @highandmightyqueen79
      @highandmightyqueen79 3 роки тому +1

      @@noxcie0noxcie080 Majola and Mchunu are the same so you can't

    • @mkhabolengayondodemyama5905
      @mkhabolengayondodemyama5905 3 роки тому

      @@noxcie0noxcie080 cha dadewethu isibongo esisodwa leso kufana noMshengu noShabalala noXimba noMlaba noNsele noZwane kanye noGumede noQwabe abantu bandawonye bonke labo ngyathemba uyaphenduleka dadewethu

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 3 роки тому +2

    Kati😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @amandasyethemba9628
    @amandasyethemba9628 10 місяців тому

    ...okay cela kubuza ukuthi uma ngabe kthiwa for example wahlangana noMuntu wangasisho isibongo sakhe sakubo kaBaba wakhe kodwa wazibiza ngesakubo kaMama wakhe, so nathandana ke.
    Kuthe uma niqhubeka nithandana aveze ukuthi yena kubo kaBaba wakhe for example ika Gumede and wena kaGumede ikoMalume kaMama wakho, kahle kahle ikubo kaGogo wakho, then the moment uthola lapho usuthi khona niyayeka kuvele ukuthi usukhulelwe vele.
    Uma ke uthi uyahamba or umbulelwe ukuthi kahle kahle leyo ngane bekumele ibe khona vele ukuvusa leso sbongo sakubo kaGogo wakho.
    Ngabe ikhona vele lento yokuthi siyavuswa isibongo. Nanokuthi sometimes theres this thing called metaphysics ukuthi "okwenzekayo sometimes kwakumele vele kwenzeke" ...

  • @nqubekophewa6335
    @nqubekophewa6335 2 роки тому

    Yayithinta impunga yesintu lento ehlezi ingihlupha emoyeni wami.

  • @sibusisiwemlaba502
    @sibusisiwemlaba502 3 роки тому

    fakazi@ Mkhulu mlaba