Amaphupho S1 Ep25 | Ukuphupha ukubona itekisi | ukuphupha ugibela itekisi elimnyama | Ulinde itekisi

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 гру 2024

КОМЕНТАРІ • 64

  • @MsawakheButhelezi
    @MsawakheButhelezi 7 місяців тому +1

    Amen pasta ngiphuphe ngihamba nge tekisi eshayelwa yimi ngikoleka abantu abaya emakhaya ngetekisi emhlophe kusebusuku kuthe kusenjalo ngazibona engathi ngisedlini lapho engiqase khona ngivuka ekuseni engathi sengiselwe sengiyaphuthuma ukuyolanda abantu ngadumisa itekisi elihlophe elisha ceke kusebusuku njalo kusemnyama kowa sengiyaphuthuma engathi ngi late yaphinde yacima ngaphina ngayidumisa kodwa besekukhona abantu beyibuka

  • @thembimncube4065
    @thembimncube4065 4 роки тому +1

    Amen Mkhulu ukuphupha engathi ufuna kogibela juqhamuke ibhasi likushiye bese ubona itekisi elibimvu ubize lona engathi bengiziya phesheya maselifikile angipakishile ngigihime ngiyopakusha ngiphaphame

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 роки тому

      (1) UKUPHUPHA USHIYWA IBHASI
      (a) Uma uphupha ushiywa ibhasi imvamisa wuphawu olubi olukhomba amathuba owaphuthelwe.
      (b) Leli phupho kwesinye isikhathi liveza umkhuba wakho wokuhlehlisa izinto kanye nobuvila obujwayelekile.
      (c) Kwesinye isikhathi kungaba luphawu lokuthi awulawuli ingxenye ethile yempilo yakho.
      (d) Kwezinye izimo, leli phupho lingaba wuphawu olukhombisa ukungakulungeli kwakho ukubhekana nezimo noma izehlakalo ezithile empilweni yakho.
      (e) Leli phupho lingaveza nemizwa yakho yokuba wedwa noma ukuqhela kwabanye abantu.
      (2) UKUPHUPHA UPHUTHELWA ITEKISI
      (a) Uma uphuthelwa itekisi kusho ukuhamba futhi kungaba wuphawu lokuphela kobudlelwano besikhathi eside bempilo noma isehlukaniso somyeni noma unkosikazi.
      (3) UKUPHUPHA ITEKISI ELIBOMVU
      (a)
      Uma uphupha itekisi elibomvu kungaba wuphawu olumayelana nohlelo lwakho lwenkolo/inkolelo.
      kungasho ukuthi dinga ukuma ucabange ngamaphutha akho noma izingqinamba zakho ezedlule ngaphambi kokuthi uye phambili.
      kungasho ukuthi uyakwazi ukubalula noma ukuguqula iqiniso noma amaqiniso ngesimo. Udinga ukuhlela indlela yakho ngaphambi kokuya phambili.
      Uma uphupha itekisi elibomvu kusho ukuthi ubudlelwano buzovutha bhe futhi buqhakaze ngezindlela ezingaphezu kweyodwa. kungasho nokuthi uyayithanda idrama.
      SUMMARY
      Kungenzeka iphupho lithinta kabi/kahle ubudlelwane bakho uma unomuntu othandana naye - kungenzeka ubhekana nezingqinamaba noma izinto zishintse zihambe kahle uma bezingahambi kahle noma impilo yakho imile futhi kkunamathuba owaluzile abengakusa phambili empilweni.
      Be blessed

  • @jabuthenjwayo2857
    @jabuthenjwayo2857 3 роки тому +1

    Amen ngiphuphe ngigibela itekisi ebomvu nengane yami uscabha uma eseqoqa imali engaythathi kimi ngephutha ngagcine ngihambe mahhala

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +2

      (1) UKUPHUPHA UGIBELE ITEKISI ELIBOMVU
      Uma uphupha itekisi elibomvu wuphawu olukhombisa ukuthi usuthole an aspect of yourself that is important empilweni yakho.
      iphupho lakho alingaba wuphawu lwenqubekela phambili nokuthi ngase uthole ababntu abanobubele okuzokusiza ukuthi uqhubekele phambili ngaphandle kokuzwa kokudonsa kanzima
      Futhi kungaba wuphawu olumayelana nomsebenzi owuphethe noma owenzayo.
      Wuphawu olusho ukuthi uzonqoba ezinye zezinkinga ezikubangela ukukhathazeka okukhulu.
      Futhi kusho ukuthi kunezimo noma izinkinga okudingeka uzinqobe.
      Inkosi ithel'umusa

  • @sbusisomazibuko6750
    @sbusisomazibuko6750 2 роки тому

    Amen pastor ngiphupha sihamba ngalo itekisi elimhlophe siya komunye umlaphi wendabuko sasigudla umfula omkhulu kunezinyoka ezinkulu sizobona emanzini ziningi yaze yaphela indlela yemoto sadilika sahamba ngezinyawo akuhambeki kunewa sigudla umfula saze safika kulomelaphi wathi kimi wena inkinga yakho ngibona uphila no nkulunkulu kepha abakini abekho wathi ngizokulungisela, ngabe lichazan

  • @LwaziiMbhele-bh4nu
    @LwaziiMbhele-bh4nu Місяць тому

    Mkhulu ninjan kodwa ngicela ukbuza kusho ukuthini ukuphupha ugibele itekisi ilandelana nebhasi bese itekisi ishayise ibhasi plz ngsize mkhulu

  • @sphelelekhathini6864
    @sphelelekhathini6864 2 роки тому +2

    Ahy awkwazi ukuchaza into ezwakalayo bhuti

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      Thanks,
      But did you check all other visuals, or you just judging me based on one visual which you did not understand?
      But hey stay blessed

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Рік тому +2

    Siyabonga bafo

  • @nelicer6665
    @nelicer6665 5 місяців тому

    Sawubona baba ngisacela ukbuza bandla kuchazani ukphupha umshayeli wetekisi emhlophe ebuza igarage okanye indlela kuwe?
    Ngibonge kakhulu baba usazongiphendula ,🙏🙏

  • @zamokuhlemthimkhulu475
    @zamokuhlemthimkhulu475 3 роки тому +1

    Liphinde futhi ngisibone ngigijima ngishiya abantu emgwqeni kodwa ngigijima ngepheti kuthe sekusele abantu ababili umgwaqo ngawufica uliyiwe ngazama ukuhamba phezu kwamasoyi labantu bavele bona baphuma umgwaqeni bahlala ngaphansi kwehlahla ngavele ngaphaphama

  • @theledithenjiwe3102
    @theledithenjiwe3102 2 роки тому

    Sawubona ngiphuphe ngihlezi etekisini Emile kungenamuntu.kodwa ngigqine ngehlile kwagibela abanye.kodwa bekunonakala sengathi bekungamelanga ngihambe . Ngiyabonga

  • @NKD_MaDlamini
    @NKD_MaDlamini 2 роки тому +1

    Kushoni ukuphupha ushiywa itekisi? Morning baba

  • @muzimondisekajobesithole5456
    @muzimondisekajobesithole5456 2 роки тому

    Amen Pasta, ngicela ukubuza ngiphuphe itekisi ebengiligibele kuthiwa siyehliswa kulona safakwa kwelinye kodwa leli me selihamba reverse liyongena eRank nemali ebesiyikholhile ingasabuyiswanga

  • @jerrymasuku2616
    @jerrymasuku2616 Рік тому +1

    Ngiphuphe ngigibele itekisi(quantam) elimhlophe ligcwele ngabantu, kusho ukuthini

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Рік тому

      ngicela ubheke nansi ivideo, ungase uphenduleke.
      ua-cam.com/video/BMvGLhBWgvs/v-deo.html
      thank you

  • @nokwazibodoza5130
    @nokwazibodoza5130 3 місяці тому +1

    Sbonge pastor

  • @smangamalinga5369
    @smangamalinga5369 2 роки тому +1

    Ukuphupha ugibele itekisi ihamba ngo rivesi igijima

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  2 роки тому

      *Uma uphupha ulibona noma uligibele itekisi lihamba ngokuhlehla;* wuphawu olubi olukhombisa isithiyo noma inkinga ozohlangabezana nayo ezokubambelela ekutheni ukwazi ukufeza izinhlelo nezifiso zakho.

  • @happinessMakhunga
    @happinessMakhunga 4 місяці тому

    Siyabingelela baba ngicela ukubuza leli phupho ngigibele itex kodwa letex ayingisanga la ngiyakhona ngaziblna sengisendlini kodwa kunombhede nengane kasisi kunemali emhlophe phekombhede kodwa bathi eyalengane nenye esceleni e6 rand nayo futhi eyayo lengane ngase menyezwa uma wale ngane icathulo zami sezi dabukile ngaphandi kodwa ngakhona ukuzi qoka ngicela ukubuza kushoni

  • @ThembelihleZwane-u8f
    @ThembelihleZwane-u8f 7 місяців тому

    Hi pasta ngiphuphe ngigibele etexin e cream isicabha sivuliwe ngibheke ngomzimba wonke ngasesicabheni kwaqhamu itexi e red yangihuzula amadolo ngoba ibivuliwe le engikuyo namadolo evela kancane ngaphandl kanti ngaphambili bekuza i truck e Gold esemile omabili lamatex ngaphum ne truck yangabe isaqond yacezela komuny umgwaqo

  • @JabulileMagagula-dc6pg
    @JabulileMagagula-dc6pg 7 місяців тому

    Thank you 🙏

  • @sbusisomahlase1380
    @sbusisomahlase1380 2 роки тому

    Mkhuku ngicela ukubuza Uma uphupha ugibele itekisi mase u driver ame endaweni embi ekungadaleka ingozi khona mase ngithi ngyadilika ngidilike kusho ukuthini

  • @nomfundocele2220
    @nomfundocele2220 3 роки тому +1

    Hi thank you alot, cela ukubuza ngiphuphe ngidriva itekisi kunomuntu phambili ihleli besilisa.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      *UKUPHUPHA ITEKISI*
      *Uma uphupha itekisi;* wuphawu oluhle olusho ukuthuthuka noma ukuba ngcono kwemopilo esikhathui esizayo. kuno shintsho olungcono oluzayo noma kunamathuba angcono ozohlabana ngayo kungekudala.
      Futhi *uma uphupha ushayela itekisi kunabagibeli;* wuphawu olusho ukuthi kunabantu abancike kuwe ukuze baphumelele noma unesibopho onaso sokusiza abantu ukuze bakwazi ukufezekisa abakufisayo empilweni.

  • @missthinazim4254
    @missthinazim4254 2 роки тому

    Angiyena usoma bussinss kodwa ngiphuphe amatekis amaningi eparkile ekhaya

  • @andilemahlangu3582
    @andilemahlangu3582 4 роки тому +1

    ukuphupha amaphoyisa aphethe izibhamu sengathi ayasesha ekhaya futhi kunomunye we phoyisa ongumlungu.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 роки тому

      (1) UKUPHUPHA AMAPHOYISA
      (a) Uma uphupha amaphoyisa wuphawu olumele izinto ezingezinhle.
      (a) Kungenzeka kunezitha ezikufuna phansi phezulu noma kuingasho sisfo esingahle sehle kumuntu osondelene nawe.
      (c) Uma uphupha ubona amaphoyisa kuvame ukuba wuphawu olubi olusho ukuthi kunento embi esazokwenzeka.
      (2) UKUPHUPHA AMAPHOYISA
      (a) uma uphupha amaphoyisa kunokuba wuphawu lwamadlozi.
      (3) UKUPHUPHA UMLUNGU
      (a) Uma uphupha umlungu kuvame ukuthi achazwe njengedlozi noma isilwane.
      SUMMARY
      Iphupho lakho lingasho ukuthi kunezitha ezikume kabi noma kuzoshonwa kungekudala noma futhi lingasho ukuthi kunedlozi elithukuthele/elibi elihambisana nesilwane elifuna ukuzenzela kini.
      Be Blessed

  • @nqobaninqoe1083
    @nqobaninqoe1083 2 роки тому

    Unjan6 patsor kutsho ukuthini ukuphupha ubona itakisi lihamba lingela drive kodwa linabantu phakathi abantu bakhona kuyizitabane

  • @bayandantuli4883
    @bayandantuli4883 2 роки тому

    Sawbona Pasta. Ngiphuphe ngigibele i tekisi elimhlophe labese ke liyashayisa u driver ubeth uya overtake . Ngivele ngaphaphama immediately malshayisa so bengcel ukubuza ukuth lichaza ukthini

  • @nomathamsanqamoyo9506
    @nomathamsanqamoyo9506 3 роки тому +1

    Unjan babaa
    Ngiphupha ngilinde itaxi ifike emhlophe ngigibele kungekudala ngehle ngilinde enye leso skhathi ngibona izakhiwo under construction with red bricks,ngicela ungchazele

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      1. UKUPHUPHA ITEKISI EMHLOPHE
      a. Uma uphupha ukuthi ugibele itekisi; wuphawu olubika ukuthi ungase ugule noma uthwale kanzima kwesikhashana uma usheshe walehla.
      b. Futhi uma uphupha ugibele itekisi emhlophe; wuphawu olungasho inhlanhla noma inqubekela phambili yesikhashana.
      2. UKUBONA ISAKHIWO SINGAKAPHELI
      a. Uma uphupha ubona isakhiwo esakhiwayo; wuphawu oluvame ukusho uzizwa unesidingo sokuqedela okuthile empilweni yakho, okungaba wukufunda noma ibhizinisi noma umklamo noma okuthile okuqalile okudinga ukuphothulwa.
      Noma wena uqobo usadingo ukukhuliswa noma ukwakhiwa ngeziyalo noma ngezinfundiso ezithile.
      3. UKUPHUPHA IZITINI EZIBOMBU
      a. Uma uphupha ubona izitini ezibomvu; wuphawu oluhle oluvame ukusho ukwembathwa yinhlanhla futhi nokuba nenhlanhla ebhizinisini noma emsebemzini noma kokwenzayo.

  • @manelisivictor757
    @manelisivictor757 2 роки тому

    Sawubona mkhulu, kuchazani ukuphupha uhlezi phambili eteksin next to udriver and collecting and counting money 💰

  • @bonanidube9202
    @bonanidube9202 Рік тому +1

    🙏🙏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Рік тому

      thanks,
      UNkulunkulu akwenzele okuhle kodwa

  • @khethakhetha510
    @khethakhetha510 2 роки тому +1

    Sbonga ndodenkulu kwaClean okushoyo

  • @ayandadlamini3700
    @ayandadlamini3700 3 роки тому

    Sawbona. Uma uphupha ugibela ikhumbi ugibela I quantum emhlophe, uma usisuka ihamba kancane yamiswa UMA wami emi phansi. Yajika ngehla, mangithi ngikhokha oR5 abaw2 wathi ngiyeke. Ngehla

  • @amlindilelindamzinyati4811
    @amlindilelindamzinyati4811 Рік тому

    Hi pastor I dreamt I was walking with my brother and I saw my friend walking in a taxi. It was white. I greeted her but she didn't respond

  • @pearlgwengu7247
    @pearlgwengu7247 3 роки тому

    Thokoza pastor kusho ukuthini ukuphupha I mermaid.

  • @thokozanemaseko1
    @thokozanemaseko1 3 роки тому

    Kuchazani uma uphupha egibele i taxi kodwa umshayeli wayelungisa i window kodwa mina ngagcina sengishayela yona le tekisi as a result surving a car accident

  • @musawenkosimaxwellyende6293
    @musawenkosimaxwellyende6293 3 роки тому

    Hi

  • @vuyiswamzimkhulu8908
    @vuyiswamzimkhulu8908 3 роки тому +1

    Uma ngiphupha ngisetaxini ngihlezi phakathi collecting money oseceleni owesifazene umlungu anginike ushintsi ka6 coins 5 & 1..Etaxini kukhishwa 20..?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      1. UKUPHUPHA ITEKISI
      a. Uma uphupha ugibele itekisi; wuphawu olusho impumelelo noma inqubekela phambili yesikhashan kepha ezoza ngokuthi usebenze kanzima.
      2. UKUPHUPHA UBALA IMALI
      a. Uma uphupha ubala inani lemali e likhulu; wuphawu oluhle olusho ukuthi kungekudala uzothola ingcebo, ukuchuma nenjabulo empilweni yakho.
      b. Kepha uma uphupha ubala inani lemali elincane; wuphawu olusho ukuthi ungase uphoxeke empilweni noma uzolahlekelwa injabulo empoilweni yakho.
      3. UKUPHUPHA UPHIWA IMALI
      a. Uma uphupha uphiwa imali ikakhulukazi uma imhlophe; wuphawu oluhle olusho ukuthi uzokuba nenhlanhala esikhathi esizayo.
      4. UKUPHUPHA UMLUNGU
      a. Uma uphupha ubona noma uhlezi nomlungu; wuphawu oluvame ukuyamaniswa nedlozi lomndau noma inhlanhla futhi kungaba isilwane kepha kuncike ekutheni wenzani.

    • @vuyiswamzimkhulu8908
      @vuyiswamzimkhulu8908 3 роки тому

      @@NufliqOnline ngibongile Pastor..ngozongena ephendlweni kungekudala Pastor and nginaye uMndau maningi amaphupho ami bo kodwa ngenelisekile..ngobongile..

    • @vuyiswamzimkhulu8908
      @vuyiswamzimkhulu8908 3 роки тому

      @@NufliqOnline ngingavuma lapho mfundisi impilo yam Izinto azizi kalula and ngizongena ephendlweni nje..ngiphuphe ngisehlane ngifake isphika sam white nebhayi Lomndau ngaphansi kwesihlahla wish I have those things kodwa ngifusa ubuza suke kufuna kwenzekeni..ngiphinde ngizibone kunomuntu ongephuca indwangu zamajazi ekumele ngiwathungise kwabanothukuthelayo abuyisa konke ngisho nelibovu kuwona..

  • @vanessaxanise2302
    @vanessaxanise2302 3 роки тому +1

    Kusho ukuthini ukuphupha u applya insurance for ring yakho ephukile

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  3 роки тому +1

      1. UKUPHUPHA I-RING EMOSHAKELE
      a. Uma uphupha ubona indandatho ephukile noma elimele; wuphawu olubi olusho ukuthi omunye wabangani bakho noma umuntu osondelene nawe uzokuba nokungathembeki noma uzophelelwa ukuthembeka.
      Futhi wuphawu olungasho ukurthi kukhona umuntu ozokukhohlisa kungekudala.
      2. UKUPHUPHA UMSHWALENSE
      Uma uphupha ufuna umshwalense wokulungisa indandatho; wuphawu olusho imizamo ozoyenza ukuzama ukulungisa ubudlelwane bakho nomunyewabangani bakho noma umuntu ozondelene nawe nesifo sokugcina ubudlelwane benu busebenza.

  • @thobekanomvelo2524
    @thobekanomvelo2524 Рік тому

    Amen baba. Ngiphuphe itekisi elimhlophe I quantum ngiyigibele kodwa isuke ngokungalindelekile igijima ngenye indlela ngicela kubuza kuchazani. Ngyabonga

  • @xolilemakhathini8359
    @xolilemakhathini8359 4 роки тому +1

    Kusho ukuthini ukuphupha udriver taxi emhlophe like uwena u driver walo urankile

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 роки тому

      (1) UKUPHUPHA IMOTO
      (a) Uma uphupha ushayela imoto
      ihamba kahle ingagijimi kusho inqubekela phambili ezifisweni zakho/ubuhle bempilo yakho
      (b) uma ushayela imoto igijima kakhulu
      kwuphawu olukhombisa ulaka lwabaphansi.
      Futhi uma kungezeka wehluleke noma uyishayele nzima yimpilo elukhuni/enzima.
      (c) abanye bakholwa wukuthi uma uphupha kunguwena oshayelayo uzolahlekelwa yimali maduzane.
      (2) UKUPHUPHA USHAYELA ITEKISI
      (a) Uma uphupha ukuthi wena ungumshayeli wetekisi, kungaba wuphawu olusho ukuthi lindela/lungela ukusebenza kanzima.
      (b) Uma uphupha ushayela itekisi kusho ukukwazi ukulawula impilo yakho ngokugcwele / kusho ukuzibambela mathupha ezintweni zakho.
      (3) UKUPHUPHA USHAYELA ITEKISI EMHLOPHE
      (a) Uma uphupha ushayela itekisi elimhlophe kuvame ukukhombisa i-movement/umnyakazo empilweni yakho.
      Izinyathelo ohlangabezana nazo/ozozithatha zingaba wusizo futhi zibe zimbi.
      (b) uma uphupha itekisi elimhlophe imvamisa isibonakaliso esihle/wuphawu oluhle kepha inqobo nje uma uzimisele ukwemukela ushintsho/izinguquko.
      (c) Leli phupho liwuphawu lokuthi kukhona izinselelo ongahle ubhekane nazo okwesikhashana futhi limele ukumelana noshintsho/nezinguquko.
      SUMMARY
      Iphupho lingasho ukuthi ungumuntu ozibambele/ozozibambela mathupha ezintweni ezithinta ikusasa lakho/ futhi kunezinguquko ezinqala ezizoba khona empilweni yakho/ futhi uzobhekana nezinselelo okwesikhana ngaphambi kokuthi ubone inqubekela phambili.
      The GOODNESS and Mercy shall follow you

  • @adore5377
    @adore5377 3 роки тому

    Kuphupha ugibele nje imoto kushoni?

  • @amlindilelindamzinyati4811
    @amlindilelindamzinyati4811 Рік тому

    Kindly explain what it means

  • @zamokuhlemthimkhulu475
    @zamokuhlemthimkhulu475 3 роки тому

    Ngicela ukubuza lapha ngiphuma ngathi sinohambo nasekhaya kodwa manje into engididayo ikhiye bazinikamina zonke ezinye bathi angizibeke esinye sikimi esandle

  • @zamangwemazibuko4705
    @zamangwemazibuko4705 4 роки тому +1

    Kusho ukuthini ukuphupha your boyfriend ichama futhi iphuzile

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 роки тому

      (1) UKUPHUPHU UMUNTU ECHAMA
      (a) Ukuphupha umuntu echama - lolu wuphawu oluchaza ukuthi lowo muntu ugcwele intukuthelo mayelana nento ethile.
      kusho ukuthi lowo muntu akakhulumi/akenzi ngendlela enhle noma eyakhayo.
      kunalokho wenza isiqiniseko sokuthi wonke umuntu abone ukuthi abajabule.
      (2) UKUPHUPHA UMUNTU EPHUZILE
      (a) Ukuphupha udakiwe/umuntu edakiwe kubikezela ukulahlekelwa yinto ebalulekile empilweni yakho/yakhe.
      lowo muntu usuke esazobhekana nobunzima empilweni yakhe, izinto zingahle zingamlungeli okwesikhashana.
      SUMMARY
      IPHUPHO lkingasho ukuthi loyo muntu uthukuthele, futhi sewenza/uzokwenza noma usekhuma/uzokhuluma izinto ezingafanele ngenhloso yokuveza indlela azizwa ngayo, kepha kungenzeka egcina elahlekelwa okukhona ngokungekho/ezobhedisa izinto/ uzophaphalaza/izinto zizothi ukuphuma endleleni okwesikhashana
      Hope that it will make sense
      be blessed

  • @andilemahlangu3582
    @andilemahlangu3582 4 роки тому +1

    Thanks alot l really appreciate your explanation, then if you where answering your phone there in that dream l just forget to mention that.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 роки тому

      UKUPHUPHA IPHONE
      Uma uphupha iphone kungaba wuphawu olukhomba ukuxhumana/communication kungenzeka kumele uxhuamne nabantu abazokusiza ukuthole isixazululo uma ubhekene nezinkinga noma ubunzima
      futhi kungasho ukuthi kungenzeka kudingekla uxhumane nethongo in a form of ukuphahla or something to deal whatever predicament you're facing namathongo or nedlozi

    • @tshidimhlambiso8751
      @tshidimhlambiso8751 3 роки тому

      @@NufliqOnline ngiphuphe ngizogibela itesi elidala Kodwa lisesimeni esihle ngisiya emsebenzini