Ukuphupha inkomo izala inkonyana,imbuzi izala izinyane

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 30 вер 2024
  • linezezela kokukhona empilweni yakho

КОМЕНТАРІ • 60

  • @XolileMazibuko-p8m
    @XolileMazibuko-p8m 9 днів тому

    Mina ngiphuphe imbuzi izala smawele kodwa bekungathi lamawele angabantu.....cela ukbuza ngabe kuchazani 🙏

  • @Queen-N
    @Queen-N 7 місяців тому

    Uysebenzisa kanjan imbuzi if kthiwa impepho ingcolile akmele niyishise 😭

  • @dawnmadonsela3925
    @dawnmadonsela3925 Рік тому +2

    Sbonge maMbotho ngomthombo wolwazi. Nkulunkulu nasedlozini basigcinele wena. Makwande kukhanye nasemaThongeni 🙏💕

  • @BayandaMakhanya-ur3ck
    @BayandaMakhanya-ur3ck 4 місяці тому

    Sawuboba bengicela ukubuza ukuthi ukuphupha imbuzi egrey khona lapho seku amazinyane agrey nawo bese Kuba nethusi

  • @MatthewsTshabalala-dv6rv
    @MatthewsTshabalala-dv6rv 4 місяці тому

    Ukuphupha unemali eningi uthenga imbuzi ziphinde zizale

  • @NomsaMhlanga-z2b
    @NomsaMhlanga-z2b 6 місяців тому

    Uma ngiziphupha ngizala ingane

  • @pearlvilakazi3202
    @pearlvilakazi3202 Рік тому +1

    Thokoza; uma uphupha Inja emhlophe izala abadlwane kona

  • @sisisimelane9680
    @sisisimelane9680 Рік тому

    sawubona Gogo ngicela kubuza kutsi kusho tsini kuphupha ngichuba imbinzi ehlophe

  • @AsandaMbewu
    @AsandaMbewu Рік тому

    Tell me when you seeing a dog giving birth ( dreaming) what it meanz

  • @sicelonkosi3301
    @sicelonkosi3301 Рік тому +1

    Sowubona sis'Thenjiwe can you please help me understand ukuthi kusho ukuthini mawuphupha imbuzi encane emhlophe ikulandela ikuthanda?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      kubika icala elichaza ukuthi aligcinwanga usikonlokwembulwa kuwe okukhanyisela izinto zakho zibemhlophe qwa kuwe zikhanye phezu kwakho ingakho likulandela ngoba into le ehamba nawe engalungisiwe kuwe

  • @dikeledinene7248
    @dikeledinene7248 Рік тому +1

    Thanks mkhulu, what does it mean when you saw a fire at the back of the toilet then I ask my younger sister to put some water. Then I started to sweep the yard and ask my younger sister to go and buy a red polish so that I can apply it after sweeping. And my older sister she was buzy doing the washing with a washing . One of my uncle he was there looking confused or mad and not looking clean and not talking to me. In real life my uncle he was buried December. Thanks

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 Рік тому +1

    INkosi kbusise cc. Mina ngaphupha ithole lizala amathole amabili ngikomalume

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      hambani niyokwenzelwa izinsiko zakomalume nizifake esibongweni sakamama wenu

  • @innocentiamamarega4368
    @innocentiamamarega4368 Місяць тому

    Uku phupha imbuzi e brown ne bhodo le sintu😊

  • @gladysndimande3815
    @gladysndimande3815 Рік тому +1

    Amen cc kuchazani ukuphupha umhlambi wezimbuzi ezimhlophe Kanye nezinkukhu eziningi ezimhlophe zidla ngaphandle kwesango

  • @ephraimmsibi5573
    @ephraimmsibi5573 Рік тому +1

    Sawubana gogo kusho ukuthini uluphupha uthutha uya kwenye i ndawo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      kubika ukuthi uyogcina usukile lapho ukhona uhlale kwenye indawo

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Рік тому

    Sawubona Sisi Hlengiwe Mina nginephupho engike ngaliphupha ngaphupha inkomo ebomvu eyisigudulu izala umntwana womlungu womfana owayebukeka eno4/5yrs kepha wathi eqeda kuzalwa wabe esesukuma ewaqonda kimi ngabe sengiyabaleka ngingena endlini, lenkomo ngenkathi izala yayiphambi kweXhiba. Ngibonge usazophendula

  • @siyamdumisamtshali5824
    @siyamdumisamtshali5824 Рік тому

    Izandla zidlula ikhanda, umdali nabaphansi bahlezi benawe.
    Ngicela ukubuza, kusho ukuthini uma uphupha uya ehlathini, indlela icentiwe ngendlela yokuthi ngathi isiwumgwaqo, bese ubona inkomo engathi iqeda ukuzala. Kodwa ibidinga usizo ngenkonyane layo ukuthi ngilidonse. Ingibukile ngamehlo acela usizo. Ngayisiza ngalidonsa, ngathi belisemgodini liqeda ukuzalwa, yajabula inkomo kanye nenkonyane layo. Bezibomvu.

  • @zukiswabada6165
    @zukiswabada6165 Рік тому +2

    U a re a natural beauty gogo.

  • @nkululekomtshali4942
    @nkululekomtshali4942 Рік тому

    Thokoza mambutho ukuphupha izintwala ezimhlophe zisuthi ngizithintitha emziphaleni nasemzimbeni ngabe kuchazani ukuthini lokh

  • @sanelentuli4538
    @sanelentuli4538 Рік тому

    Gogo ngiyathemba uphilile mina ngicela ukubuza lapha, ngiphuphe inkomo engalobola ngayo kuthiwa ibuyile la engilobole khona and seyizele angize ngizoyibona, uma ngibuza ikuphikuthiwa isekhaya elikhulu ay nangampela nginikele khona kant umuzi wakithi usenxiweni ngifike ngingene ngasenhla komuzi ngibone umama omdala wakhona ongasekho ngibingelele ngidlule ngiqonde kuyo inkomo ngoba sengiyayibona kodwa umehluko imhlophe qwa futhi izele amankonyane amathathu nawo amhlophe eduze nayo khona amahhashi nawo azele futhi ngithe ngisadidwe ilokho kwaqhamuka inja yangidlalisa yase ingithinta nje ngezinyo elilodwa engalweni kwafika usisi engingamazi owu nurse ngambuza ukuthi ngoba lenjan ingithinte kancane kanje kubalulekile yini ukthi ngiye clinic ngijove lemjovo ewu 7 wathi impela kumele ngiyekhona.

  • @angelmoagi2517
    @angelmoagi2517 Рік тому +1

    Sisi ngifonile angikutholanga. Bengisacela ukukhanyisa. Khona engicela ukuk’buza.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      ngyabonga ngicela usebenzise inumber ino capitec ngizoluphendula nocingo lwakho @8am

    • @angelmoagi2517
      @angelmoagi2517 Рік тому

      @@hxmbotho3458 Ok sisi ngiyabonga. Inkinga yam ukuth angistholi kahle isikhathi emsebenzin okwamanj ngoba ngimatasa ingakho bengifone manje. Kodwa ngizozama.

  • @anelabanzi438
    @anelabanzi438 Рік тому +1

    Siyabonga Mambotho, becela ubuza maphupha, usipha abantu amafood parcel basemikhukhwini ngihamba noaunty wam (uyaphila) no cousin ongasekho. Ngiyqbonga🙏🏻

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      kubika ukuthi edlozini lenu elingaliphi ukudla kunalabantu abanganakiwe abakhangezwayo njengoba kade nebanidlulisela ukudla lithatha kwabanye izinsalele noma ukudla okusale kuphiwa abanye abantu abenzelwa imicimbi izizukulwane zabo,benzeleni nabo bezojabula ngani

    • @anelabanzi438
      @anelabanzi438 Рік тому

      Ngiyabonga kakhulu sisi wam, love you 🥰

  • @luckymasondo7605
    @luckymasondo7605 Рік тому

    Uyaphila Mambutho, mina anhizi phuphanga kodwa ngat ngiz hambela ehlathini ngiya komunye umuzi, ngabona imbuzi izala izinyane ngadlula ngigijima, ngaqhubeka nendlela ngaphinda ngabona enye fut izala izinyinyane, Mambotho ngingaphuphi ngiyibona nje ngqoo, fut ngizibona nginhedwa akekho owayekhona nowwazi bona, ngabe nayo leyonyto yayichaza something noma kwaz qondanelanje, ukut iyangidla leyanto mangiyicabanga, ngoba

  • @mlungisimakhiloyi8607
    @mlungisimakhiloyi8607 Рік тому +1

    Ndibulela kakhulu Sisi ngengcaciso yakho.
    Ndiphendulekile kweminye yemibuzo ebendinayo kwiphupha ebendisanda kuliphupha kwintsuku nje ezimbalwa ezidlulileyo.Ndizawuthi gqolo ukukumamela njalo.
    Enkosi 🙏🙏

  • @catherinemonama1320
    @catherinemonama1320 Рік тому +1

    Hi if u are dreaming u are attending a church service and you are wearing a yellow dress

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      inkonzo okuyo nesphiwo esikwembethe sokhokhobbakho sokubonela usize abantubkuyahambisana yini inkonzo iyakuvuma ukuthibukhuphukelwe umoya noma iyakuvuma yini ukukhonjiswa kwakho izinkinga zabantu yidlozi lakho ngoba makungenjalo bazokukhipha lapho

  • @lungilembona4737
    @lungilembona4737 Рік тому

    Gogo kuchaza ini ukuphupha. uwasha izimpahla zakho kodwa amanzi eclini

  • @liquipro6902
    @liquipro6902 Рік тому +1

    What does it mean to dream ufuye inkomo or wanting to buy a cow from someone.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому +1

      kubika ukuthi uzoba nayonimali futhi uyoqhubeka uzame ukuthi zibekhona indlela zokuyingenisa uyiphathe ngendlela

  • @NduduzoZithelo
    @NduduzoZithelo Рік тому

    Ukuphupha imbuzi inamazinyane amabili

  • @tokologolekgetho1615
    @tokologolekgetho1615 Рік тому +1

    Thank you MaMbotho. Kusho ukuthini uma inkomo e pregnant iza kuwe?

  • @sbongileeunice
    @sbongileeunice Рік тому

    Thoko gogo uma uphupha I nyama yangaphakathi

  • @dikeledinene7248
    @dikeledinene7248 Рік тому +1

    Again I dreamed about my late husband, he was telling me that he's sick, he need my help, and before he died he was sick for a long time and I was taking care of him

    • @bettybiko4449
      @bettybiko4449 Рік тому

      Sakubona cc bendicela ubuza xa uphuphe iinyoni zinunzi egcekeni kunemithi nezindlu zazo namaqanda namantshintsho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      0614007521ngizokuchazela

  • @khanyisilendzinisa2009
    @khanyisilendzinisa2009 Рік тому +1

    thanks you maMbotho❤️

  • @angelmoagi2517
    @angelmoagi2517 Рік тому +1

    Looking beautiful sisi ..❤🥰

  • @nkosinathinkwanyana8173
    @nkosinathinkwanyana8173 Рік тому +1

    🙏🙏🙏

  • @liquipro6902
    @liquipro6902 Рік тому

    Thanks!

  • @mphathimnguni5381
    @mphathimnguni5381 Рік тому +1

    Amen MaMbotho ukphupha inkomo emnyama izala egcekeni izala inkonyane elimpofu umbala elikhulu elikhuluphele elihle engathi uze uthi lelinkonyane lizoncelaphi ngoba unina lomnyama imbele ifile engathi ngikhonjiswa istraw lesi sedrink kuthiwa angifuthe ngaso lemibele
    2 elinye ukuphupha imbuzi nayo futhi empofu umbala inamazinyane awu4 ihamba nawo engathi ngithi mina waze wanenhlanhla umnikazi walembuzi imbuzi yakhe yazala amazinyane awu 4 onke