Njomane kamgabhi kunye engkucela kuwe,produce more people like you.Yenza ama copies akho.To spread wings all over the province.We are willing to be like you not for fame but for eradicating criminals.I salute you my brother.
Syabonga Baba muhle umsebenzi wakho cela uJehova akuvikele nomndeni wakho syakudinga Nami ngicela uNjoms Security ekhaya or around our area🙏🏼🙌🛐....Jesus is with you boet uzovikeleka🎉🎉❤
Thumbs up my brother, umsebenzi wakho uyamangalisa. Keep up the good work. Yilwa nobugebengu. May good our Lord bless you and keep you safe all the times
Hawuuuu kusenabantu abasebenza kahle kanje izwe lonakele kanje 😳😳😳😳izigebengu!!!! shuuuu ngenhlanhla ya Nkulunkulu wabo ey Jesu big up to nNjom's security 🎉🎉🎉basenamacala , baboshwa babuyela Kubo futhi behlangena nabantu laba esingabafuni bayasidayisa no Thalente mncane kodwa imisebenzi iyasabeka abashywe kqala besebeyaboshwa 😏😏😏in this case no BAIL abasele ejele sikhathele imikhuba yezigebengub😏😏😏😏uthi uzele ingane kanti uzele isigebengu esizobulala abantu abangenacala 😏😏😏 watching from Chicago keep on cleaning my country 🇿🇦 🇿🇦 🇿🇦
I think fanele ufundele amacorce omteto like CRIME PREVENTION cos balwa ubugebungu and ne record lako libeyi file estraight ngeke bangakuqashi kanjalo kodwa nami ngiyacabanga
Ngiyakuvuma brother umsebenzi wenu uyancomeka we need people like you big up watching from Gauteng province
Njomane kamgabhi kunye engkucela kuwe,produce more people like you.Yenza ama copies akho.To spread wings all over the province.We are willing to be like you not for fame but for eradicating criminals.I salute you my brother.
Great work brother hope our Country will have more of people like you. God Almighty protect you by all means all the time.
Embi kakhulu ukuthi umuntu wakithi ahlangane namakwerekwere💔💔💔💔😭😭😭😭😭kanti ninjani zinsizwa zakithi nidayisa ngathi kuma kwerekwere😢😢😢
Yizinja, izinto zokulahlwa
Izinsuku zokugcina sesothemba ban nalaba esith abakith basihlanganela namzayizayi
@@busikhoza7903zo kubulawa
This officer is more far better than our saps please give him his badge ❤hes not a person to play with siyabonga bhuti abashwe ❤❤❤❤
Nje.
Ay le Njoms bafwe2 ay ngiyayivuma big up bhuti uyziphephisa izimpilo zabantu
May the Lord protect you 🙏 bafo..Good job
Most of people's undermine Security industry but he save life for innocent people's Good Job my brother ⭐⭐⭐
Abuphele ubugebengu... Asbonge. Umsebenzi wenu uyancomeka.... ❤
VULA INKAMPANI YAKHO MPHENYI...U VERY GUD UYAWENZA UMSEBENZI...WAKHO.
Big up Bhebhe!!!! Sebenza udlula maphiyisa ka Cingwane hope the recognise your hard work
You Cleaning the country 🤝🤝
I salute you Njomanè God bless you 🙏
Kodwa NJOMS SECURITY thumbs up my brother.
Salute bhuda ngokubek mpilo yakho engcupheni for abanye bethu keep up good wrk
Ngaze ngawuthanda umsebenzi wakho mfana wami,sengathi ungeza egoli.We will support you❤
Ayikho lento ehlale ikhulunywa amaphoyisa ukuthi azovikela ufakazi ngabe bafile abantu syabonga makhedama❤❤
Jhoooo this guy is working hard in so many ways thank u brother you are the best.
Syabonga Baba muhle umsebenzi wakho cela uJehova akuvikele nomndeni wakho syakudinga
Nami ngicela uNjoms Security ekhaya or around our area🙏🏼🙌🛐....Jesus is with you boet uzovikeleka🎉🎉❤
Njoms security 👏👏👏👏👏👏❤❤❤❤❤ngibuka ngise Gauteng
Njoms security Siyabonga umsebenzi wenu qhubekani eyi Bafana bamazulu nidayisa ngathi Kuma kwere awu lomfana wakwa Ngubo mhlambe umawakhe umangubo yena owesinye isibongo 💔💔 😭😭niwayazonda AmaZulu ngemali nje haaaaw
Izilima zase South Africa ,zithengisa ngezingane zethu kulamazimuzimu ezimfene ,ziyakhhala manje bafinyise igazi Njoms ,
Njoms msebenzi wakho uyancomeka big up👌💪💪
I wonder iyazifihla na ubuso lendoda while interrogating no suspect, cos Wow 😳 iyasazi I story Sayo JD👏
Woow. Keep it up the good work. Komele ufundise amapolisa ukuphenya. Mhlambe I crime ingaphela
Our future minister of police
Syabonga Njoms🙏❤️❤️❤️
Siyabonga my brother Naze nawenza umsebenzi omuhle ePmburg ngicabanga ukuthi kuzogcina kulungile ePmburg ngoba ubugebengu buningi 🤝🤝💪💪🥰🥰
You born to be a leader big up
Ngyakuvuma buti I salute you 👏 umsebenzi wakho uyancomeka usebenza okudlula amaphoyisa. How can I get hold of you Officer?
jesu yiba Nathi kulomhlaba obolile oncolile usifihle ezikhohlakalini ezingena nembeza 😢😢😢😢😢nkosyam sithembe wena 😭
Uma ungasebenzisana nomkhwanazi ingaqonda ikzn keep it up
Yhooo syabonga kwi Njoms omkhulu msebenzi ngabe asinabazali...sibonge nedlozi Ximba..Mlaba..Sijula esibulaza nonkulunkulu uphakeme njalo.. Njoms ngyakuhlonipha.
Good work Xolani with njoms security
big up my brother...ngyakuvuma,ngawe singaphepha sonke
Njoms big up
Yhee eine NJOMS ❤excellent job my brother you deserve ukuba yiphoyisa
Yes if he works as an independent. His skills might be suppressed in the public department.
Hhayi kunzima kulo mhlaba 😢
Oh Nkulunkulu yiba nathi usivikele ezigebengwini😢
Yooh ai njoms your work is amazing
Well done brother you are even better than some of our S. A policemen
Njoms security 👏👏👏🤝
Ngbonga ukut noma umhlaba usunje kdwa bakhona abant abasesebenza ngokweqiniso
Abantu bahlezi bewaphikela ama foreigner ukth anenqwaba yobugebengu akobe bayaluzwa loludaba
Well Done Njoms
Manje uthini Ngaye lobhuti waseMzansi
Big up my brother....uyasebenza bandla
Thumbs up my brother, umsebenzi wakho uyamangalisa. Keep up the good work. Yilwa nobugebengu. May good our Lord bless you and keep you safe all the times
Uma lelizwe lingaphathwa abantu abafana noNjoms no General Mkhwanaz. Lingabuseka lelizwe libelihle nesimo somnotho sibekekahle sihambe ngokukhululeka ezweni 🤞🏾
Siyabonga Njoms ngomsebenzi wakho omkhulu owenzayo usebenza ngokukhulu ukuzinikela nokusindisa imphemfumulo yabantu 🙏🏾.
Phambili nge njoms 🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏
"Ngeke ngikwaz ukbulala umuntu wesfazane" Sibonga leyo remorse 🎉
Uyasebenza Njom's🫡
Awu siyabonga Susa lezigebengu😊
I wish if you are a Sazwi , uyawati umsebenti wakho babe❤❤❤👏👏👏
How is crime in Eswatini,is it like in Soth Africa?
@SmilingChocolateBonbons-no1jk since kwaba ne unrest sekuyafana nalapha, bubi sebudlangile
Muhle umsebenzi wakho bhuti watching you from Zimbabwe
Haw webakity kodwa amaphoyisa aseSouth Africa awabingani wonke kanjena ukuze lelizwe lilunge,.Ngaze ngalithanda iphoyisa elafungela iqiniso❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉
Good job my brother tired of these Devi
Yazi ababaningi abantu abafana nawe uneqiniso mfethu uyasebenza ngempela.......izilima zakithi zisetshenziswa abantu bangaphandle kutho Bangladesh bantu bakithi big up my brother
Syabonga nisisoze kakhulu kwisikole iSyahlomula eAshdown izingane zisho ukubulalana nangenelela kuthule tu❤konke kuhamba ngomthetho kuyafundwa manje
Good job Njobs
Good job
SOYENGWASE KHULAMINI BHEBHE UPHEPHE BAFO UQHUBEKE UPHEPHISE ABANTU ❤
Hawuuuu kusenabantu abasebenza kahle kanje izwe lonakele kanje 😳😳😳😳izigebengu!!!! shuuuu ngenhlanhla ya Nkulunkulu wabo ey Jesu big up to nNjom's security 🎉🎉🎉basenamacala , baboshwa babuyela Kubo futhi behlangena nabantu laba esingabafuni bayasidayisa no Thalente mncane kodwa imisebenzi iyasabeka abashywe kqala besebeyaboshwa 😏😏😏in this case no BAIL abasele ejele sikhathele imikhuba yezigebengub😏😏😏😏uthi uzele ingane kanti uzele isigebengu esizobulala abantu abangenacala 😏😏😏 watching from Chicago keep on cleaning my country 🇿🇦 🇿🇦 🇿🇦
Awu awu awu , Nkosi kwaze kwanzima, 🙆🙆. Ayi keep it up Njoms uyawenza umsebenzi. Eyi iThixo akukhusele🖐️🖐️
Awu awu awu , Nkosi kwaze kwanzima, 🙆🙆. Ayi keep it up Njoms uyawenza umsebenzi. Eyi iThixo akukhusele🖐️🖐️
Yeeeyi !! Njoms ufana inhlobo yamaphoyi akudala awayekwazi ukuphenya abuye neqiniso linjengoba linjali
Well done mfana wami inkosi ikugcine singaphila uma amaphoyisa angasebenza njengawe
Njoms security 👏👏👏👏
Umsebenzi wakho Njoms muhle
Well-done bro keep it up🎉
Amehlo enja ayabonakala ungumbulali wenja Phambili mfanawami siyabonga
Kwaze kwanzima emhlabeni khodwa siyabonga umha kusekhona njoms security umhlaba uzolunga kancane kancane
Kodwa mfo engathi ungaba uMongameli walelizwe elibole kangaka yazi.
I sap ilo hulumeni karamaposa Ngiyamncoma lomphenyi uyayenza lento ngiyamfisa
Ngeke uboshelwe into engekho la kwanjoms security luhle uphenyo bese uyabanjwa
If uthi uyabheka la eMzansi security are doing best job than SAPS
Big Big and Good Good Job zoze zivele zonke nesabulala umntanami SAPS ithi ayistholi esambulala kyozwakala keep up the good job
KAKHULU
How to join your security to be a member you are good shem
Inkosi isigcinele Wena Mhlongo ❤️👑🏆
Nanasebezi bakho
Waze wabhubha umhlaba iyingane zethu Kanti kwezenjan ngazo 💔😭
Mfowethu Shaya lezinto zingakhoni ngisho ukuhlala , ewu sihlungu esinje 😢
Ngiyakubuka.uyasebenza.ngathi nabantu.bangasika.iphethini
Ngaze ngakuthanda Njoms Security kodwa why bakungakufaki ku case ya Senzo Meyiwa😢
Ubezoqonda uGininda kulomuntu
Weeeh weh kungashuba soon kunye utsotsi kuboshwe ngokushesha ababulali
Big up brother ufike nakwandebele empumalanga
Kungenwa kanjani kwaNjomane
I think fanele ufundele amacorce omteto like CRIME PREVENTION cos balwa ubugebungu and ne record lako libeyi file estraight ngeke bangakuqashi kanjalo kodwa nami ngiyacabanga
Yhoooo kunzima SA nkosi yam Thixo ngenelela bawo siyabonga kuwe bhuti ngomsebenzi omhle Thixo akuphe amandla 🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Ngyafisa ukusebenzel lenkampane ey big up njomane🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Soyengwase❤❤❤❤❤
Salute kapteni, ngiyakuvuma,!!🙋♀️
Kubulawa Abantu ngathi kubulawi mpukane🥺😭😭
Unkulunkulu akugcine bhuti🎉
Uma namanye amaohoyisa engasebenza strong kanje,bungancipha lobugebengu obudlange eMzansi
our next mkhwanazi bigup my brother oparation lungisa i country bless you
Yhooo kazi thixo sokufihla kuphi ngoba izigebemgu zokulandela
Umsebenzi wakho muhle bhuti ngase ubenze njengase Congo 💪🏼💪🏼
Anisebahle nikhetha ubgebengu kodwa niyasizwisa ubhlungu sabazali benu aniyazi inkinga enisfaka kuyo sinkhulisa kanzima sinfundisa ekgcineni nikhetha ubgebengu ayi kunzima
Nami ngifisa sengathi banganda neKZN kunjalonje ubrother wami ngesbongo
Uyawenza umsebenzi wakho unkulunkulu akwenze kahle ❤❤
NJOMS we need people who work to defend this country, our police fake when needed to do work.
Good job S.O
Njoms Njoms uyindoda .ngifisa ngathi ungaba ngumphathi wamaphoyisa
Niyawubona kodwa umonakalo owenziwa ngokuvulwa kwama borders (imingcele yezwe) kungene bonke omahwayindunu abazokwenza ubugebengu ezweni lethu!!! Uze usisize Shembe oyiNgcwele!!!
YET STILL HULUMENI UTHI BAHLE!!! KULUNGE KONKE😮
Muntu omnyama oyisilima uYena oncoma qala iphoyisa libopha muntu ongenacela LIFUNA ujunconywa. Kusho nina ukuqala makaboshwe umuntu no bail no bail ebemuntu emsulu. Nangumuntu owazi umthetho ngaphezuku kwephoyisa. Njoms ufundindisa amaphoyisa how to catch a killer hayi lento amaphoyisa bahambe bebopha noma ubani BEFUNA ukunconywa. Thanks to Njoms. Phambili Njoms security ngomsebenzi omuhle ❤️💪
Umsebenzi wakho bhuti wami muhle yazi ndlula walaba bomthetho syabonga bhuti sengathi unkulunkulu angakuvikela njalo ngikubuka ngila Daggakraal
I salute u brother ngathi ungake uze la egoli
Njoms ngiyakufisa uze ngakithi ukuba nginamandla ngabe ngiyakuqasha nami uzongigada kwelami ikhaya😅😅
Yooo uyangichaza bhuti imobuzo yakho futhi uyashesha awuncengi aziboshwe le zinja zezigebengu libashonele🥱🥱🥱💔😭
Cha uyindoda ukuba kuya ngendlela osebenza ngayo bekufanele uthole izimeñdlelae
Thumbs up for U bruru,
I just love this man questioning these guys
Muhle kakhulu umsebenzi wakho bhutiza ngifisa sengaty nama saps engabonela kini ayeke ukuthengwa izigeleqe nabantu abanemali abangaboshwa ngoba benezimali zabo pls liyabhubha kwelakith badla nezigebengu sengaty bengathola nolwazi lwakho siyabonga 🙏
Syabonga mfwethu ngomsebenzi wakho omuhle wokubaba lezigebengu