USAZIWAYO ECALENI LOKUZAMA UKUBULALA

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 жов 2024
  • USIHLE MASANGO UTHATHWA NJENGOSOMACEBO KULELICALA

КОМЕНТАРІ • 29

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 2 роки тому +8

    Ngyadumala ukuzwa uSihle Masango ezigamekweni ezinje ngoba indoda engibukela kiyo

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 2 роки тому +8

    Iqiniso lithi nadubula izingane zabantu Masango,ungazo sbhedela ukhulume ngama qiniso adakiwe..akekho umuntu owayengaziphumela amathumbu ngaphandle..iscefe lento yamapoyisa nama magistrates alambile ngoba bayagwazelwa

  • @saragora3331
    @saragora3331 2 роки тому +2

    Cha uriphothe kahle this time around and covered both sides of the saga.

  • @velilelanga9928
    @velilelanga9928 2 роки тому +3

    Uma ikhona indlela yokuthi balidkulise icala liye kwinkantolo yokudlulisa amacala mabatshele abameli babo benze njalo

  • @niphohmichael3307
    @niphohmichael3307 2 роки тому +2

    Kunzima eSouth Africa bafwethu manje abafwethu laba abadubuleka babengenabameli yini

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 2 роки тому +4

    Fundani ngamamashi aktholwa lutho uyofela ubala

  • @ZinhleMhlanga-w6e
    @ZinhleMhlanga-w6e 10 місяців тому

    Umthetho nje awunalo iqiniso sengethembe uJehova mina oyoba iJaji nakimi kwenzeka ngidlwengulelwe ingane yami lathethwa ngingaziswanga umdlwenguli ungaphandle namanje akaboshwanga 💔💔💔

  • @khanyisomasango9147
    @khanyisomasango9147 2 роки тому +4

    Gatsheni awusho uSihle Masango akaselona yini iPhoyisa lomgwaqo noma uyisikhulu khona emaphoyiseni?

  • @thandazanidladla2997
    @thandazanidladla2997 2 роки тому +1

    Umthetho wasemnzansi awusenaqiniso mawunemali.ungaba ngaphekwawo nosenzo washona akukaze kwaboshwa muntu😭

  • @67MACINS
    @67MACINS 2 роки тому +4

    You can tell these people don’t even know what to say
    They are one of those people who are easily influenced by some party leaders to go and cause trouble and when they get hurt they dump them

  • @sizwerodgers546
    @sizwerodgers546 2 роки тому +3

    Inkampani angeke iluze tender ngenxa yabantu abasuka emabuko beyosusa uthuthuza, 2,enze kahle ama guard adubula ngenxa yokuthi umsebenzi wabo vele uvikela ikhulu, mangakhi amakhansela asedutshulwe kzn as a whole? Kahleni bantu bakithi nidutshulwe kufanele nina... Nami eyami nkampani bengathi ayidubule ibulale

  • @menzisikhakhane2714
    @menzisikhakhane2714 2 роки тому +1

    Cha loludaba ludinga ukuyobikwa kubaphathi babashushisi Ethekwini. Indaba yomshushisi owenza amacala angagwebi ngeke ibekezeleleke. Number yakubaphathi babashushisi ikhona uma niyifuna shonini

  • @siyabongawisemankhathi4640
    @siyabongawisemankhathi4640 2 роки тому +1

    Amaqembu epolitiki akuve ewubukela phansi umphakathi ungawaxosha kanjani amakhansela umphakathi ungawazise kube kuyiwona umphakathi owawavotela

  • @thobanindlovu8141
    @thobanindlovu8141 2 роки тому +1

    High Court

  • @sifisosithole9631
    @sifisosithole9631 Рік тому

    Umshololo kade ayiphusha

  • @Eu68345
    @Eu68345 6 місяців тому

    Awuuu emhlabeni ungethemba bani uma kunje

  • @1ndibryt361
    @1ndibryt361 4 місяці тому

    umshololo loya ?

  • @sanelemthethwa1445
    @sanelemthethwa1445 2 роки тому +1

    Indaba yomthetho wase Melmoth ayikho nje. Bayakhokhelwa labaya!!

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 2 роки тому +2

    Maksamithwa amaTV 😂😂😂😂

  • @nokwazishezi7580
    @nokwazishezi7580 2 роки тому +2

    💔💔💔💔💔💔💔💔

  • @malusindwandwe4689
    @malusindwandwe4689 2 роки тому +2

    Nidutshulwa nje nanenzeni Nina noma bavele banisukela?

  • @nosiphomntungwa625
    @nosiphomntungwa625 2 роки тому +3

    Nkosi yami isono

  • @mthokozisiinnocentmhlong2278
    @mthokozisiinnocentmhlong2278 2 роки тому +2

    Who was the first to fire a gun🤷‍♂️

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 2 роки тому

    kwenzakalani kulesi sigameko