BATHI UTHWELE UNHLANHLA MDLULI

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • UNHLANHLA MDLULI UKHEHLA INTOMBI AYITHANDAYO (FULL VIDEO

КОМЕНТАРІ • 109

  • @THABANIPhakathi-dt1ej
    @THABANIPhakathi-dt1ej 9 місяців тому +7

    Mina angisabathembi labantu noNkuleko Mkhize sasimbongela kanjena Kanti Ngale kwentaba kukhala abantu abaningi cha mina angisabongeli muntu Labantu Benza izinto ezibucayi Cha umuntu akaziphilele impilo yakhe

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 4 місяці тому

      Impela umuntu akaziphilele impilo yakhe, singagxili ezitweni ezingahlangene nathi

  • @maleninggcabashenkr8432
    @maleninggcabashenkr8432 Рік тому +6

    Baba ngichazwa indlela okhuluma ngayo uyabika uyacela kunjalo baba siyambongela ubhuti Nhlanhla

  • @VusumuziShabalala
    @VusumuziShabalala 3 дні тому

    Yayinhle into eyenziwa abantu bakithi ngayithanda tjooo 🤝🤝 ukwesekana kuhalaliselwa izithandani may God bless you sizwe sakithi

  • @frankjambo1154
    @frankjambo1154 2 роки тому +10

    Eyyy abantu ave bekwazisa ukuthwala,angeke uphumelele, kungconywe

    • @Charlescharles-m1y
      @Charlescharles-m1y 19 днів тому

      Vele inkinga badusa izingane zethu. Labantu iningi labo amabhinca akade enga Security. Bafethu ningadlali ngathi. Kuno Dokotela, Professor, Magistrate, principal etc. Akekho onemali efika kolegenge ka standard 8 no 10 kuphela

  • @ThamiMtambo
    @ThamiMtambo 3 дні тому +1

    Akugeji ikhona imfihlo anayo ,kocaca eseshonile

  • @ncamimaphalala471
    @ncamimaphalala471 2 роки тому +3

    Yingakho abelungu beyohlala besenza izilima, umona wethu hhhay awukhulumeki. Kuyini nje ukuthi umncome omunye umuntu uma enza kahle, ephumelela. Wena monase ngeke uze uphumelele ngenhliziyo embi. Angimazi lobhuti kodwa ngithi akwande abakubo bamubheke njalo,
    Sibonge Nhlaka production nawe ukhule kusasa bayothi uthwele .

  • @thandabantuluzuko1373
    @thandabantuluzuko1373 2 роки тому +8

    Akathwele kodwa ulungise izinto zakhe zomsamo!! Lokho yiqiniso elimsulwa! Uma uyindoda awulali nje umise amadolo but uyanyakaza ukuze kube nje.

    • @ssikhakhanessikhakhane6575
      @ssikhakhanessikhakhane6575 2 роки тому +1

      Siyambongela umakhelwane inhle kakhulu into eyenzeke kuwe

    • @swelenishandu8281
      @swelenishandu8281 2 роки тому +1

      Wadlala Mbatheni Mthiya au au au syabonga Sbali wasemambatheni

    • @bakoena82
      @bakoena82 5 місяців тому +1

      Usho kahle lapho🤝.Asilungiseni imisamo bafethu kuyohamba kahle.

  • @sihlemtirara2788
    @sihlemtirara2788 2 роки тому +5

    THIS IS WONDERFULL PETFECT PERFECT WEDDING GOD BLESS UUU

  • @zolekastokwe7918
    @zolekastokwe7918 2 роки тому +13

    Umntu mnyama ma uphumelele hlala besithi utwele khuphuka ndoda✊🤣🤣🤣

  • @beautyd4462
    @beautyd4462 2 роки тому +1

    Since I was born akaze ngyibone into enhle kanje imali engaka emkhehlweni unenhlanhla ntokazi❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️🙏🙏🙏🙏🙏

  • @kimbrohlindo7602
    @kimbrohlindo7602 2 роки тому +10

    Usuke ungakaphumeleli empilweni if abantu bebala elinsundu uma bengakasho ukuthi uthwele, umuntu ufike asebenze kanzima ehlupheka phambi kwabo, ewa evuka phambi kwabo kuthi makuvuleka umsamo wakhe umdali eaembusisa bese simbeka amabala sisho lokhu nalokhuya, iyidwa into ngabe siyayenza ukubonga umuntu wakithi omnyama, lokho kusikhuthaze ukuthi nawe isikhathi sakho siyeza

  • @nyamelamabuza3671
    @nyamelamabuza3671 2 роки тому +5

    12 lines x 25 coluns = 300 notes. Bese sitsi 300 x R100 = R 30 000. HAPPINESS KUBO AND THANK YOU NHLAKA PRODUCTION

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  2 роки тому +1

      Thanks 🙏🙏🙏

    • @Afro_15
      @Afro_15 2 роки тому +1

      its 13 lines =R32 000

    • @nyamelamabuza3671
      @nyamelamabuza3671 2 роки тому +1

      @@Afro_15 Ngiyabonga Nkhosi.

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi 2 роки тому

      @@NhlakaNdlovu We Nhlaka uyongivakashela Nini Mngani Wami Ngakwakhela Inkondlo wadideka ingqondo

    • @ayandabanks2872
      @ayandabanks2872 3 місяці тому

      13x25 =R32 500

  • @londintuli6764
    @londintuli6764 2 роки тому +3

    Kodwa ngangingayini ngingeyena umzulu.siyabonga Nhlaka✊

  • @ZakheMdluli
    @ZakheMdluli 8 місяців тому +2

    Banomona lukhele my Brother inkinga abazi ukuthi vele singamakhosi singomdluli

  • @galacticun6752
    @galacticun6752 2 роки тому +3

    brilliant idea this channel, its a niche market that you discovered

  • @ntombenhlekhanyile2940
    @ntombenhlekhanyile2940 10 місяців тому

    Wamuhle umcimbi wakho mdluli ncinda syakubongela. Niphile nje❤

  • @VusumuziShabalala
    @VusumuziShabalala 3 дні тому

    Umona kithi soze waphela even noma uthwele ke uxhumaphi hambothwala ke nawe uyekumona

  • @qondenixulu5211
    @qondenixulu5211 3 дні тому

    Nam sengyazicelela ibhinca. Aiii ngath kyaphileka bakwethu😂

  • @mbulelomhlana665
    @mbulelomhlana665 2 роки тому +5

    AmaZulu awenza ubukeke ubemhle umsebenzi wesiNtu. Qhubekani nisenza ngoluhlobo nizixabise izithethe zenu. Wamhle wanesidima umsebenzi walentsizwa

  • @qondenixulu5211
    @qondenixulu5211 3 дні тому

    Wamuhle ma Mbatha

  • @Angel-yz1hw
    @Angel-yz1hw 2 роки тому +1

    Woo sikhathele umona wabantu.khuphuka lapho mfoka baba

  • @xolimaphumulo5294
    @xolimaphumulo5294 11 місяців тому

    Ngithi mina JD bakwethu asike simbongele omunye umuntu mayephumelela,lokho kuyobiza ukuthi Nkulunkulu akubusise nawe kodwa mawungabaza amandla akhe mayebusisa abanye abantwana ohlale ukhala,khononda uze udlulwe ezakho izibusiso.

  • @mzomuhleleslie2181
    @mzomuhleleslie2181 2 роки тому +8

    Khona unalo iziko lomnotho thizeni 😹🏃‍♂️🏃‍♂️

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Рік тому +3

    Woba nemali uyoba wutho ekhakho nyoko, omalume abakhohlwa ukth ungu mshana kubo🤣🤣🤣 xakeka phela uzobona

  • @user-bu9pd7sd1g
    @user-bu9pd7sd1g 11 місяців тому +1

    Hambani niyothwala nani 😂bantu niyeke ukukhuluma .

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows7851 2 роки тому +7

    Akaskhombise la aphakama khona ngeke

  • @Saselihle301
    @Saselihle301 9 місяців тому

    syakubongela nhlaka nqina ndoda mawuphiwe kuthiwa uthwele snomona Thina Bantu abamnyama

  • @mafikamsomi
    @mafikamsomi 2 місяці тому

    Izithakazelo zakwaMdluli : Sikwayo badabuka eSwatin isibongo esingekho ningi kuleli lakwa Zulu

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 2 роки тому +4

    impunyela impela inebilo ngathi intondoloo

  • @thobilempulo3228
    @thobilempulo3228 2 роки тому +7

    Laba abathi uthwele abathwale nabo,bavinjwe unjani?

  • @siphesihle4641
    @siphesihle4641 2 роки тому +5

    Once the name of "Bathi" appears, I just switch off my ears. 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣.
    Who is this Bathi?????

    • @NhlakaNdlovu
      @NhlakaNdlovu  2 роки тому +1

      "Bathi"🙉🙉🙉

    • @siphesihle4641
      @siphesihle4641 2 роки тому +1

      @@NhlakaNdlovu 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🙈🙈Ngabe sitshelwa nguwe Nhlaka ukuthi ubani lo Bathi🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @YvonneKhanyile
    @YvonneKhanyile 2 години тому

    😂😂😂😂😂ai aszi ekungcineni kosuku

  • @SbusisoMbuthu-yg3bn
    @SbusisoMbuthu-yg3bn 10 місяців тому +1

    Ama Hawks ayeza kophela konke lokhu

  • @BantuTV_1
    @BantuTV_1 2 роки тому

    Muhle umsebenzi weNhlaka Production ngiqale ukuwulandela lapha emkhehlweni KamaVava,oke ufike nangakith ekranksop koGcaba Uma Zushaya ubonise uzwe ukt Abantu bazicwecwa kanjn Lapha

  • @jabulanimsiki1434
    @jabulanimsiki1434 2 роки тому +7

    Muhle umsebenzi walesi station

  • @bonginkosikhanyile504
    @bonginkosikhanyile504 Рік тому +1

    Bona abathwali ngani phoo?abantu abayeke umona

  • @Thapelo-zf8cx
    @Thapelo-zf8cx 11 місяців тому +6

    Showing off imali is childish

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 4 місяці тому +1

      Ingoba ungenayo yini wena imali, yekela abantu abanezimali zabo

    • @user-zi5tf4dy9q
      @user-zi5tf4dy9q 4 дні тому

      Yeka umona wena stupid 😮

    • @kissoflifemantee3713
      @kissoflifemantee3713 3 дні тому

      It's not showing off, it's their way of celebrating in such occasions. It's quite interesting as friends, especially those closer to him, will come in numbers and pockets full of cash and will shower the host❤❤❤

  • @ikkeixarra4255
    @ikkeixarra4255 2 роки тому +2

    Ushada eBuxeden 😂😂😂
    AbakwaMandlakazi bayazi ukuthi ngihlekani

  • @ntombenhlebertina2145
    @ntombenhlebertina2145 2 роки тому +1

    Haw siyakubongela bhuti ngezibusiso zakho in-game usangipha nami

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga5783 2 роки тому +3

    Mfoka mndluli

  • @lindelani7807
    @lindelani7807 2 роки тому +7

    Baf2 musani ukubeka standard sibe phezulu kangaka 😂😂😂 nathi sisafuna ukuyokhehla omkethu.

  • @dalenymzizi1606
    @dalenymzizi1606 2 роки тому +1

    YaMnandi into Pho ngizodlala nobani kulabo Tsotsi Bala ka Mashu

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Рік тому

    Uyaphambuka qhawe lakithi. IBuxedene ayikho eSphambanweni futhi iqhele kakhulu.

  • @NtombiMadze
    @NtombiMadze 11 місяців тому

    Beautiful 🥰

  • @HenryNtshangase
    @HenryNtshangase День тому

    Wayithola lento ayinabungozi

  • @SbusisoMbuthu-yg3bn
    @SbusisoMbuthu-yg3bn 10 місяців тому

    Ayeza ama Haws

  • @NontandoNgxiki
    @NontandoNgxiki 7 місяців тому

    kanti uthini yena gwe akho mntu onga nemali eningi kangakemncinci andinamdla

  • @MhlengiYeni
    @MhlengiYeni 2 місяці тому

    Akukho oyoba nakho ungazange unezele ngokuthile

  • @tumitumi7721
    @tumitumi7721 2 роки тому +2

    Mhhhhhh lemali yokuthwala le

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 4 місяці тому

      Thwala nawe, unalo ilungelo lokuthwala

  • @fisoduma406
    @fisoduma406 2 роки тому +2

    Owakuphi nezwe uMdluli

  • @mlungisimlungisi6599
    @mlungisimlungisi6599 2 роки тому +1

    his palm have the symbol of M, which means money will flow easy to him

  • @thabaninyawo9467
    @thabaninyawo9467 2 роки тому +2

    Kungaba R42000 leya nkece

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 2 роки тому +4

    Bathi wathwala kuphi?

  • @nelliejones1812
    @nelliejones1812 2 роки тому +1

    ❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @sabelomlambo1058
    @sabelomlambo1058 3 місяці тому

    Roughly it's +-R265, 000

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 2 роки тому +2

    Muhle umsebenzi

  • @siphesihlelanga5783
    @siphesihlelanga5783 2 роки тому +1

    Insizwa le

  • @user-ue4ry3dm6t
    @user-ue4ry3dm6t Рік тому

    Siyakubongela mfo kamdluli

  • @user-tg1rp5ie4z
    @user-tg1rp5ie4z 6 місяців тому

    Isiqumama esincane 😂

  • @phumelelebhengu6315
    @phumelelebhengu6315 Рік тому

    Yayinhle. Into

  • @MzamoNtshaba-hn2bz
    @MzamoNtshaba-hn2bz 9 місяців тому

    Mybe unayo imfihlo yakhe njengedoda nemfuyo mawufuna yande uyaphakama

  • @africannation717
    @africannation717 Рік тому

    Mina ngimazi kubafelokazi abanemali, eyokuthwala angazi.

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 4 місяці тому

      Amen oooh u brother Usho ukuthi uba buzy nabafelokazi abanemali mmmmmh to terrible makunjalo yoooh imali

  • @injuzesynettgroup9042
    @injuzesynettgroup9042 Рік тому

    NGICELA NINGIXHUMANISA NOBHUTI MDLULI PLZ

  • @SobhoLeMfino_2008
    @SobhoLeMfino_2008 Рік тому

    Yibona aBantu abazidonsela igama lokuThwala kwiziGwili zaNamuhla (Nowadays Larnies),ngenxa yokuBukisa nokweNeka iMali ,bayinekele iLanga...IZiGwili kade zaba khona kade Futhi zaziba khona,but zaziyiHlonipha iMali,Futhi ziyayiHlonipha,ubona ngeZenzo....Ngikhuluma ngeMali abayisebenzela kanzima abanikazi bayo.Besebenza on a Broad Day light,but you would never see them bragging with "Live " Money...iMali Yabo iyiMfihlo Yabo,but izenzo ziyabakhulumela...
    Bese kuthi ekgcineni , ABantu mabethi yiSethwalo,kube buhlungu...🤷

    • @user-vu8ey1et7z
      @user-vu8ey1et7z 4 місяці тому

      Waze walibhala I Bible nawe l, haibo jesu, yini kangaka Kanti if unemali sekumele uyifihle for what, engani eyakhe angayi spender the way afuna ngayo, enze into ayifunayo futhi. Wena nje phola, nawe uzoba nayo imali linda

  • @tropdiiguuf8262
    @tropdiiguuf8262 2 роки тому

    izithakazelo zakwa MDLULI zithini