Mzukulu Ka Shafuza - (Indodana Ka MJIKS)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 278

  • @africantv4316
    @africantv4316 5 років тому +71

    Mjikijelwa akafanga uguqe ngedolo✊

  • @sbucychamp6790
    @sbucychamp6790 5 років тому +4

    Ngiyakuzwa mfana omncane le kwelakithi kwajikijiki kodwa boy ngashiyi imfundo ngenxa yomculo... Ikusasa awulazi la sekwaba khona iqhawe lami impumelelo inzima

  • @busanibuthelezi1401
    @busanibuthelezi1401 5 років тому +30

    Sibonge mzukulu ka Shafuza nakini maciko asemnkantshubovu njengo Mahlalela ukusiza ukuthuthukisa lelikhono lasemancukumaneni up up ngyakuzwa Mina up

  • @buyisilehlongwane4678
    @buyisilehlongwane4678 3 роки тому +3

    Kwavele kwehli nyembezi mangizwa umfana ka Mjik's eyibiza kanje... Ukhule mfana uhloniphe umhlaba njengo baba.
    Chalaha... Chalaha 🔥🔥🔥🔥👌

  • @SiyaSityoshwana
    @SiyaSityoshwana Місяць тому

    Yabona lomfana besicela abahleli bomcimbi bamnakekele mina Umaskandi ngawuthandiswa ubabakhe ichalaha yabona makethi ungibona nginjenjenjen mina

  • @cebomia955
    @cebomia955 5 років тому +2

    ohhhkey cha abayeke bonke laba abanye abazama ukudlala ushuni weChalaha sesiutholile umpetha wawo.

    • @sphamandlathabo6133
      @sphamandlathabo6133 5 років тому +1

      Ilona☁💟💟☁💟💟☁
      💟💟💟💟💟💟💟
      💟💟💟💟💟💟💟
      ☁💟💟💟💟💟☁
      ☁☁💟💟💟☁☁
      ☁☁☁💟☁☁☁

  • @mzansisec1439
    @mzansisec1439 Рік тому +1

    Khuphuka mzukulu kashafuza damat.

  • @londekamchunu7747
    @londekamchunu7747 5 років тому +5

    aweeee kodwa lengane ingenzani, yavele yavuka inunu emnyama kwezakwabo emhlophe ngemisebenzi number 1

  • @sinqasetshwelemzizi5057
    @sinqasetshwelemzizi5057 4 роки тому +1

    Ukub ngyazenzela wena mfo ka Nguban ngabe ngiza lawukho ngizokshaya nje ngikshayele ukungvusela amanxeba nge qhawe lam😭😭😭salute ngcukmane

  • @sandilesyda8408
    @sandilesyda8408 5 років тому +3

    Hayi mna mntu ongewo umona ndiyancoma iyanconywa into xayintle uMjikijelwa ukhulisile xasenomfana ongaka khupuka mfana wechalaha iqhawe lizala elinye...ungapapi mfana plzz uyihlo zange wapapa kulomculo God bless you

  • @qaphanimqapheleni8074
    @qaphanimqapheleni8074 5 років тому +11

    Mina sengihamba nawe mfana wenkosi yomaskand 👑👑👑👑👑👑I can't wait for icwecwe

  • @phakamaniduma424
    @phakamaniduma424 5 років тому +1

    yacula mfana .koda awuke ulinde noma imnyaka emibili uthi uk'khula phinde uthi ukqinisa i-voice kub'engath eye razo mawenze njalo kob'uqedile ngob angfun ukqamba amanga bafana beChalaha niwuphethe uMaskandi owenu nodwa qwah.

  • @philasakhiseni3806
    @philasakhiseni3806 5 років тому +26

    Aw sukamadoda winkinga mfan omncane

  • @sylviambula5007
    @sylviambula5007 5 років тому +8

    Wavuka uMjiks bonana yibambe lapho ke mfanam yiyo leyo !!! Kepha uqinise ngapha eyincwadini uyephambili !!!👏👏👏👏💝💝

  • @thandokazinqawana8457
    @thandokazinqawana8457 4 роки тому +7

    Wow I love this young man wth his uncle's voice mjikijelwa I'm your biggest fan ♥️😍👌

  • @trendingglobevibes4900
    @trendingglobevibes4900 5 років тому +4

    Awu sukanini madoda iChalaha likaShafuza lavuka lama ngezinyawo🙌🙌

  • @buhlepromise7420
    @buhlepromise7420 5 років тому +4

    awukodwa wavuka mjikijelwa ibambe mzukulu😍😍kashavuza

  • @kwazithandakhanyile2583
    @kwazithandakhanyile2583 5 років тому +13

    Zihonga nezi hongakazi yini eniyothuthukisa umjiks omncane

  • @velintombela674
    @velintombela674 5 років тому +3

    Yazi lomfana ngathi Kade wafika emculweni ngendlela acula ngayo ngyamvuma

  • @madikgangmdlulisefehle4936
    @madikgangmdlulisefehle4936 4 роки тому +2

    Kodwa ayi 😢😢😢💔💔💔💔🤝 Mjiks Mbovu Omuhle Chalaha .

  • @lwazi2648
    @lwazi2648 3 роки тому

    Mina ngiphuma kwa intombi inqoma indoda esgodini esincane ezidlini kwa ENquthu siyakukhumbula mjiks

  • @mzwenhlanhlamasango5481
    @mzwenhlanhlamasango5481 5 років тому +6

    Ngathuzakahle mfanomncane kephake ungasyeki iskole

  • @winniemaphumulo9046
    @winniemaphumulo9046 5 років тому +5

    Hah hah yazi kwavele kwawuye uqobo🥰

  • @mayibongwenkc3178
    @mayibongwenkc3178 5 років тому +3

    Mfana mina ngiyakuthanda kakhulu. Uliqhawe lapha kumina. All the best Mzukulu ka Shafuza. Uyibambe njalo lento👌👌❤❤💯💯precent landeli wakho

  • @musawenkosimhlongo6028
    @musawenkosimhlongo6028 3 роки тому

    Awukochalaha wayzala wayshiya chakahala ngisho iphimbo nje uyena

  • @thinachiya7338
    @thinachiya7338 5 років тому +11

    Uhloniphe mfana, uzoyaphambili uzame nokuthi ubuye uzibambele isigingci

  • @vusiesqumamavusiesqumama435
    @vusiesqumamavusiesqumama435 5 років тому +7

    Up up up! mfokaMbomvu muhle umsebenzi wakho Nomafu

  • @siyabonggojolo6972
    @siyabonggojolo6972 5 років тому +7

    mzukulu nalo sisi owenza interview bayafana yaz...I think izngane zandawonye lezi

  • @jeritaserole3817
    @jeritaserole3817 17 днів тому

    shesha boy unganensi uyashaa mawngashesha

  • @velintombela674
    @velintombela674 5 років тому +5

    Syabonga mfana ngokuvusa into yakini sizokweseka

  • @PrincePrince-jw2zi
    @PrincePrince-jw2zi 2 роки тому

    Khuphuka Mzukulu kaShafuza uza kahle

  • @mduduzimhlungu8016
    @mduduzimhlungu8016 4 роки тому +1

    Ay Mfana kaNgubane uyayenza lento wangikhumbuza iChalaha and ivoice yakho ifana nseeee nekaMjiks👏👏👏👏keep it up.

  • @mkhanyisenikhoza3802
    @mkhanyisenikhoza3802 5 років тому +5

    Kwamnand engikuzwayo madoda ay Amashinga kabhuti Thami cha angenhla ngizoke ngiyovakasha kengibuke ngibone nobhuti

  • @sbahleyengwa4439
    @sbahleyengwa4439 5 років тому

    Uqinisile mfana leso sihosha ngabe esakwa Mbomvu vele iChalaha lizishiyile kubo bonke bafana balo Bashaya bonke Ngibathandani 😍😍🤗Khuphukani lapho kajikijiki

  • @musigratitude3124
    @musigratitude3124 5 років тому +1

    yamama!! inzima lentwana , ay ngeke ngyiyamvuma uya kude futhi uhlula abaningi ngephimbo

  • @nkosinathihadebe6356
    @nkosinathihadebe6356 5 років тому +6

    Kkkk hawu Bantu umfana akathathe iqembu likajiks nje ayeke ukubuka amawele edlala ngafa likayise

    • @MZILACREATIVES23
      @MZILACREATIVES23 5 років тому +2

      akuyena uyise

    • @muzimayiza6076
      @muzimayiza6076 5 років тому +1

      Chabobo akuyina ingane kamjiks le ekabhuti wakhe

    • @kevincetshwayo7863
      @kevincetshwayo7863 5 років тому

      Uyasangana wena Nkosinathi

    • @kevincetshwayo7863
      @kevincetshwayo7863 5 років тому

      Bonke laba abafana abacula ushuni weChalaha bawucula ingoba babesebenzisana naye

    • @mduduzizikhali2549
      @mduduzizikhali2549 5 років тому

      Musa ukuhlanya wena amawele ayamzala lomfana! Uzalwa umnewabo omdala olanywa u MJIKS!

  • @thembelaquleka3738
    @thembelaquleka3738 5 років тому +1

    Yazi kukho into endiyithandayo ngoMaskandi ndifunda qho ndimamele lomfo uyakunde kakhulu usebenzi Umnjikijelwa ingama lakhe liyoma kunde kubengunaphakande

  • @lwazisikhondze4648
    @lwazisikhondze4648 4 роки тому

    Ngiyakuthanda Mzukulu. Izwi lakho lihle.

  • @basha7606
    @basha7606 4 роки тому

    Yavuka inunu emnyama iqhawe lezansi umjikijelwa ake sithi Up emfaneni kunye lontencane Vuka qhawe uphathe intonga yakho yobukhosi

  • @carrasmafashion1412
    @carrasmafashion1412 5 років тому +1

    Aw aw aw way'hlaba way'hlaba way'hlaba mfanomncane ngezwa ngikhumbul uyihlo eseth "mangabe nisengakimi bokhokho bami, ngizobaxosha njalo labafana laba"

  • @nhlanhlashlomuka3037
    @nhlanhlashlomuka3037 5 років тому +10

    Cha uculimpela lomfana

  • @mxolisiwonderboy4163
    @mxolisiwonderboy4163 2 роки тому

    vuka mjiks awusuka madoda✊✊

  • @mzamonhlanhla8818
    @mzamonhlanhla8818 Рік тому

    Wiyinsizwa ngaphandle kokuzenzisa muhle umsebenzi nkabi

  • @nobuhlenobu9869
    @nobuhlenobu9869 4 роки тому

    Bhuti mjikijelwa akafanga bakithi nangu perfect bhuti I love it's 💞

  • @sthembisongcobo7447
    @sthembisongcobo7447 4 роки тому

    Koda bakit. M speechless! Khula ndodana wavele wangkhumbuza yena ngqo uMjiks

  • @sibonelojackson6577
    @sibonelojackson6577 Рік тому

    Khuphuza mzukulu kashafuza

  • @mayibongwenkc3178
    @mayibongwenkc3178 5 років тому

    Mfana ufuze wangashinga lutho uyihlo. Umcula mnandi mfana Ka Mjikijelwa. Aw sukanini madoda yavuka inkosi kamaskandi. Sebezisa ikhono lakho mfana ungabanaki amakudlela umona. Phambili ngeSemabovini

  • @pollinahmlilo9541
    @pollinahmlilo9541 4 роки тому

    uze unesirhosho njengoyise mfana thatha laashiye khona ybaba wakho

  • @zifozonkedube864
    @zifozonkedube864 5 років тому +1

    Hau kanti umjiks iphimbo lakhe walishiya ekhaya kubo umfana uza kabi lona susani Iamakhosi wenu angen umfana

  • @mlethustolethus9881
    @mlethustolethus9881 5 років тому +1

    Muhle umsebenzi mfoka shafuza wavele wahlala langthanda khona kakhulu,uphekile impela UP!!!! Mjiks udlale indima engapheli

  • @khanyisanimadondo8149
    @khanyisanimadondo8149 5 років тому +7

    Ungenzan kodwa lomfana kwahlengezela inyembezi yaz (isihosho njengoyise nse)

    • @lolomtetelwa8924
      @lolomtetelwa8924 4 роки тому

      Lengoma ingiyashay ingikhumbuza ubabomdala wam no unt wam baba bulala ngengozi😭😭😭kodwa mfana uyashay marn r m not a Zulu r m xhosa

    • @lolomtetelwa8924
      @lolomtetelwa8924 4 роки тому

      😭😭❤️❤️❤️❤️

    • @nosiphomasobahlemakhunga3092
      @nosiphomasobahlemakhunga3092 4 роки тому

      Kodwa ungenzani wengane kamjikijelwa lavuka ichalaha lethu ngangishilo ngathi ngeke kuphele kanjalo ezitolo syabuyela njengoba sasithenga ubaba omncane wakho

  • @njabulombatha904
    @njabulombatha904 4 роки тому

    Aybo nangu umfana bo!!!ibambe kanjalo uqhubekele phambili ungethuki abantu ushaye umculo nje nje kphela sokuthengela ntwana

  • @bhekimagwaza9103
    @bhekimagwaza9103 2 роки тому

    Up up mjiks omncane uyakhuphuka mfana kithi ngyakuzwa mina🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @qinisomaxwellmlipha4923
    @qinisomaxwellmlipha4923 5 років тому +2

    Eyi mfoka Ngubane bhut angaz ngithi kodwa ungikhumbuza iNunu emnyama

  • @sibahlemdlalose6595
    @sibahlemdlalose6595 3 роки тому

    Lomfana ungenzani😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @khayelihlewisemanngwabe6356
    @khayelihlewisemanngwabe6356 5 років тому +3

    Aibo up inkulu ingoma wangkhumbuza qhawe lami mandoda

  • @celanintuli6906
    @celanintuli6906 4 роки тому

    Hau baphi Laba babethi kuphelile ngechalaha ehee konakele kakhulu laa

  • @sanehntuli2029
    @sanehntuli2029 5 років тому +3

    Musani klokhu nithi lomfana wechalaha akabuyele eskoleni ekbeni eshaya ngomamnandi kangaka odlubheke bashaya ngoma besabancane kabi

    • @dumazilelembede8800
      @dumazilelembede8800 5 років тому

      Ngyabonga akaqhubeke nephimbo lakhe lingikhumbuza uMjiks.phambili mfana kodwa iskole isikhali zempilo ungasyeki. Love You my boy

    • @njabulombuso7821
      @njabulombuso7821 4 роки тому

      What if umculo ngek umsebenze ,makwenzek ephazamisel skoleni ,,, usading guidance mfan ,, lelizwe liding imfundo ikhon lilodwa alilutho nkunzi

  • @magezamusic5428
    @magezamusic5428 5 років тому +3

    Aaahhh yabona lumfana uzasilethela into esiyifunayo

  • @muziwendodamthembu8097
    @muziwendodamthembu8097 5 років тому

    Emabomvini amakhulu :nyonebomvu, menyezwayo, gobuphahla, ndukende, Vuma, thulwayo, matimatolo, mambulu, mbukwane eyntwaleni zemfene, jiki jiki, sithi ungowethu syakuzwa mfanomncane ✊✊✊🔥🔥

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 2 роки тому

    Kodwa Bakithi Yangikhalisa Ingane Siyabonga Bafethu unkulunkulu Asigcinele Nina Ngiqhubeke Nomsebenzi Omuhle 🙏🥰

  • @msiyanengobese7449
    @msiyanengobese7449 5 років тому +5

    Siyayivuma oPhongolo

  • @phumlani3811
    @phumlani3811 5 років тому +13

    Base befana kangaka nentokazi yemibuzo

  • @sandileknowledge1345
    @sandileknowledge1345 5 років тому

    Manawakithi am'nandi kakhulu amaculo akho uy'bambe lapho uhloniphe abanye ozakweni, ubukele ku Swi no Mtekhala mawenzenjalo uzokhula kahle

  • @bukhulubukhulu7049
    @bukhulubukhulu7049 5 років тому

    Ayy kukhulunywa kahle kodwa kaNgubane inhlonipho nj ikhona ngoba nomnikezwa amasoka kakhulu abakhukumi nj noma yin phambi kwabantu

  • @msizikhubisa3528
    @msizikhubisa3528 5 років тому +1

    kodwa bengeke nje ukhozi lubize lomfana kesimuzwe emsakazweni mhhhh

  • @nosmilomkhonzamelus5367
    @nosmilomkhonzamelus5367 5 років тому +3

    Angasajiki ilapho minangiyavuma Nangu UMjikijelwa uvukile

  • @nosmilomkhonzamelus5367
    @nosmilomkhonzamelus5367 5 років тому +1

    Yiyo Nkunzi qhubeka amadlozi akho akuphe amandla

  • @omakoyaclothing9350
    @omakoyaclothing9350 5 років тому +4

    sbiya uyiNkosi yonjiniya ,mzukulu kashafuza unayo isupport yami up up
    uXolani wAmafika lo

  • @thulintombela1167
    @thulintombela1167 5 років тому

    Awuuu awuuu hhiya madoda akafanga ngempela uzishiyile nqooo qhubeka mfana wam syabonga

  • @mkhanyiselenimnqandi2606
    @mkhanyiselenimnqandi2606 4 роки тому

    Aay uyashay mfe2 nyc 1

  • @slondlilendawane3162
    @slondlilendawane3162 5 років тому

    Aweeeeeh Maaaaaaaaah kodwa jesu ngaze ngakhala bakithi khuphuka mfana kaNOMAFU Ulimele igama lika Mjikjelwa

  • @sabeloijongo6514
    @sabeloijongo6514 5 років тому +5

    Hheyi madoda akithi ichalaha beliynkocie sho case Mani ubfakazi balokho nabu

  • @fearfokol4416
    @fearfokol4416 5 років тому

    Lomfana uyakude khumbuza ingoma yechalaha selithi..lelithuba Lami lokugcina mama mengahluleka. Zowulahla umlenze

  • @mthandiwegcokamachiya157
    @mthandiwegcokamachiya157 5 років тому +2

    Yoooh yooh waze wacula nangu umntwana boo haaaau uyise ehleli khuphuka mfana omncane sizokweseka khehla

  • @thandahndlovu7599
    @thandahndlovu7599 4 роки тому

    Ucula kamnandi boi.up sizokweseka.kodwa iskole sibalulekile

  • @blessingmthembu2858
    @blessingmthembu2858 5 років тому +1

    Umuntu akapheli emhlabeni buka nje uMjiks sisamuzwa nesihosho esimnandi ikonake ukuthi zibambe uqine ngoba leindustry kuyashisa kodwa sibonge eMabomvini bazele izinsizwa ezinekhono ezijabulisa izwe lonke.

  • @mlungisimasikane5673
    @mlungisimasikane5673 5 років тому

    kwavele kwathi khaxa kwaqondana

  • @thembangcongo3785
    @thembangcongo3785 5 років тому +5

    Ai ugijime kakhulu lo mzukulu ka Shafuza lomfana uya kude ngomculo

  • @thulanimfana5108
    @thulanimfana5108 4 роки тому

    Wow wow what a talent hlala lapho mfana ngiyakhala ngom'jikijelwa

  • @thembythabethe970
    @thembythabethe970 5 років тому +1

    mmm mntananan angazi ngithini

  • @mongamelidladla3599
    @mongamelidladla3599 2 роки тому

    Iyahamba lengane ngengoma🤞💯

  • @nombusogirliey4114
    @nombusogirliey4114 5 років тому

    Khuphuka mzukulu kashafuz ibambe lapho ke sikhon sizokuseka livukile iChalaha up up

  • @lolwethufezeka6965
    @lolwethufezeka6965 5 років тому +1

    IBAMBE NGAKHO MFANA QHUBEKA KANJALO UNGAYEKI SINAWE THINA👌👌

  • @smangelelatha2627
    @smangelelatha2627 5 років тому +1

    Alele amaqhawe kodwa leli eliwMjikijelwa livukile

  • @ndumisomqadi1689
    @ndumisomqadi1689 4 роки тому

    Wooooow wakhula umfana madoda

  • @sandiswagift2972
    @sandiswagift2972 5 років тому

    Uhleli kahle Mzukulu KaShafuza eMashingeni..

  • @cebothusisomfene3985
    @cebothusisomfene3985 Рік тому

    qhubeka mfana umele Gama lababa wakho

  • @zinhlelushaba4421
    @zinhlelushaba4421 5 років тому +2

    Woooow 👌👌👌👌👌👌

  • @siyabongadankie3808
    @siyabongadankie3808 5 років тому

    Uzwala ngu swenka mfana..lala CHALAHA

  • @mahlalekhweninyathi247
    @mahlalekhweninyathi247 7 місяців тому

    Lomfana wathi kazalw ichalaha nje

  • @bongmenzwezazidube4159
    @bongmenzwezazidube4159 4 роки тому

    Ngihlezi nobabu Sbiya mina....

  • @noziphozungu5686
    @noziphozungu5686 5 років тому

    Mmmh ay shem yangenzela lento mmm lv u lv u😍😘🤩😍😘🤩

  • @smpsefehle3754
    @smpsefehle3754 4 роки тому

    Awu Jesu

  • @wachciti
    @wachciti 5 років тому

    mmmm ngihleli phezulu emabhilidini asedubai ngilalele lomfana mmm khuphuka mfana omncane usuvele waba ichalaha ngqo

  • @thembinkosisipho7076
    @thembinkosisipho7076 5 років тому

    Sihosha esincane madoda, mfanomncane thina sokweseka noma kunjani...

  • @malibingwexulu3109
    @malibingwexulu3109 5 років тому +1

    we approved boi ..... release mft uphethe ama hit odwa

  • @bamkamvalethu2589
    @bamkamvalethu2589 5 років тому

    Iphuma nini mfana kithi, ngiyayifuna.

  • @user-hj3cw3dd1b
    @user-hj3cw3dd1b 11 місяців тому

    Like daddy s is vioce❤

  • @aphileportiachiya5787
    @aphileportiachiya5787 5 років тому

    Umzimkhulu uyavuma