MZUKULU KA SHAFUZA-UMJIKIJELWA,UMNIKEZWA,UKUSHODA KWE MALI,I CD ENTSHA
Вставка
- Опубліковано 4 жов 2024
- PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
ichalaha phela leli😳🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Eyyy lomfoh njer ngisho ukukhulum ngibona iqhawe lami 🖤💙 amabovu anzima
Ngine USB yakhe yedwa mina Mjikjelwa from iThwasa lami esaseku Mgqumeni kuze kube uyadlula ayikho ingoma yakhe engayazi okubalwa ngisho abafana bakhe 💪
Lomfana unezwi elifana nela Chalaha ngqooo 😢
Amangcukumane okuqala ilawa athi Sebengithathile ka 2010. Awesibili ilawa athi Inkinga Anginayo ka 2011. Ubeselibele😊
Perfect TV🔥🔥🙌
Mzukulu kaShafuza uyilongqo lomfana ichalaha😊inkulumo yakhe ikhulile kakhulu mfana🤍🙏
Awuuuu mfanami ukhule👊 ungikhumbuza inunu emnyama
Hhaaaaayii kodwa mfanakithi 💔 sengathi umjiks engalala ngokuthula aphinde abeyisibani kuwena🤝
Ayibo uhlakaniphile lomfana une talented futhi ngimfisela impumelelo
Yey lomfana uzoba mubi kakhulu livukile phela ichalaha lapha ❤❤❤
Ai into ephuma emlonyeni bafwethu ai ivuthiwe❤
Dankie bafo ngokusilethela lensizwa
Mfoka Mbomvu, ukhombisa ukukhula kakhulu ulimi luqaqekile lusokile into oykhulumayo ivuthiwe sengathi ungayibamba lapho, ungaziphakamisi imsebenzi ykho eyokuphakamisa, Dankie Sheppard uyasazi istory sakho Bafo keep it up 🙌👏 ngicela nisilandele uThisha wamaGcokama ngokuzayo omunye onekhono eliyismanga futhi loyo.
Leyo ngoma ethi khululeka mawami eyango 2011 maNgcukumane inkinga anginayo
Lensizwa amagama ewakhulumile isibusisekile 🤞mina ngiyowuthenga ucule wayo kuyabhoqha
NGIYANIBINGELELA KHULA MFANA UJEHOVA ABENAWE UKHULE UMSEBENZI WAKHO
Izikhuni mazenze njalo 🎉🎉umfana ungentla😊
UMJIKJELWA omncane 🔥
Usho kanjena?
Kodwa ndodana wafana noBhuti waze wakhulumisa okwakhe😊
Ngithanda indlela ebeka ngayo lensizwa inkulumo yomile nje🙌
Angijwayele ukuphawula la kodwa namhlanje ngiyahluleka ukuzibamba bafethu bale Chanel ngiyabonga kakhulu, lo mfethu ungikhumbuza ichalaha kakhulu futhi ngiswele amandla ,kodwa unkulunkulu uzolenza icebo futhi ngiyathemba njengoba esefike lana ,bafethu yinhle into eniyenzayo ningayeki
Bhuti kubonga thina ukth asikwenzayo niyakuthanda👊
Ngithanda ukuzithobq umfowami ngobuhlakani bokuvuthwa kokungagajwa udumo nokuthi wakubo kweChalaha. 💪
Khuphuka Nkabi yami ngiyakuzwa mina🎉
Nasebizana sesimzwile umfana🔥🔥
wangikhumbuza ulbum yokuqala ka mjiks lomfana ei hamba myaka
eish iChalaha madoda🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉
Eyyy wenzan umzukulu ukhumbuza iqhawe Iami😢😢😢😢😢
Ngathi iyona ngempela
Amagcukumane Intombebomvu analeyo ngoma ethi khululeka mamawami❤
Uye ngqo unogwaja omnyam odle ngokuhlakanipha bAth bewukhandela uzunge kanti kdala ubabonile.....lomfana ucula njengaye ngqooooo
Khuphuka mfana KaNhlula🔥🔥🔥
Khuphuka ndodana ube ngangolwandle, singamabomvu sith khuphuka Mbomvu 🎉❤🎉❤🎉❤🎉❤
Uzokhupha kakhul
Yah mfana umoya wakho ❤❤
Yacel kth kub untencan umnikezwa nguwe nikhiph album
Uyaz lentwana mabengayidedela bengayivimbi ayi kukude lakuyiwakhona
Khuphuka qhawe lami
Khuphuka lapho mzukulu kashafuza ngiyakuzwa min , wangikhumbuza inunu emnyama
khuphuka mfokangubane❤
Ungkhumbuza umjiks lomfana
Lengoma othi uyayithanda duyaza ikwi album Omenzelwa yin onayo ,mama ngiyabona
Nomafu ibambe kanjalo ngyakuzwa uhlelekile inkilaytheka kwamaphumulo kwavumbu isgodi
Perfect TV 📺 please cela nisitholele umlando KaSandile Mbongwa
Sengibatholile bafo abantu abanolwazi ngomlando wakhe sizoshutha nabo maduze nje
Kodwa u Mnikezwa unephutha😢 le ntwana Kumele ngabe iseduze kwakhe noma sazi kuthi naye unezinkinga ngokuqashwa
Uyibukile yonke le interview?
Hau uyizamele nje imcimbi ewu 3 wamfaka ekhapanini
Eish Mzukulu 😢😢😢😢😢
Nangu oshaya eshaya ushuni wangempela kamjikijelwa
Mkhaya Becela ulandele uThubhobho, inhle into oyenzayo
Sizomlanda khululeka
lokhu kuze kunqikuzise ikhanda njengalo nqo ichalaha😂😂 up mfana uzophumelela
Perfect tv pls khanilande
1. Ijongo elihle
2. Jaiva
3. Ikolodo lika bafanyana
4. Thulubuke
5. Mdunyiswa
6. Mjikelwa
7. Mroza
8. Songqongqo🎉🎉🎉🎉❤
9. Smiso
10. Skweletu
11. Mlungu
12. Virus entsha
13. Bobo mfana we piki
14. Mnikezwa
La madoda anqabile kwi camera khawuwasondeze siyawacela
Smiso,Songqongqo ,Mnikezwa akhona ama interviews ngisazowafaka
@@perfecttvsa7051 Ngibonga ngokusitholela noMkhathazi, ngicela usitholele noMgojeli mfo.
Iengoma zakhe zithini
“Awubathandi yini?” 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Eyy uyasengana Mphathi😜🤣🤣🤣🤣
Ei Mina uMjikjelwa ngangiDlala kwi computer emsebenzini shift yam yonke especially Sunday ngfake ama headset
Aboza ehostel kwamashu esihlahleni nalaph kwadladla thina sokuthanda
❤❤❤❤
Mfana ngu mjiks ngempela
Livukile ichalaha......la...
Ayiqhubeke neskole lensizwa...ikubambe kokubili.
Ngiwukhonzile umculo wayo...
Akuwe yini owawuphethwe kulengoma ethi "usuyamthanda yin baba wakhe"?
Liphila Kuye Ichalaha Lomfana
Kodw lomfana hhay madoda suka.
Uthi lumfana akazalwa yilo ichalaha impela
Mtaka dadewethu umaDladla
Why ungathi ubaba umjikijelwa wena masaka
lomfwe2 usevele wayichalaha njee ngqo
Hhay Ivuthiwe Ingqwele ngempela inesisoka futy
Izivivinyo
🔥🔥🔥🙏🙏🙏
🔥🔥🔥🔥🔥
Mfana umjikijelwa uphila kuwe
amancukumane inkinga anginayo
Naku muntu oculayo ayi lento yontencane ayi
Uyinja eyingqhothi
Uvuthiwe mfana wami sekhaya khobaba
ey sibong select TV ngokusilethel umzukulu weqhawe kade sasimlindile manje sifun angen kumbuso wamaciko
Perfect tv not select bhuti
@@nkosithethelelefezubuhle4706 sorry eish anginakanga bengiqonde ukuthi perfect
Inkunzi le
Wakhula mfana
Woza mfana sikulindile
Kodwa mbomvu usufuna singabi nadatake manje🤣
Kanti lomfana akyona ingane ka Mjikjelwa?
Cha ingane kamfowabo
Hah, livukile iChalaha lana hai lento yoLusanda imsangano
Manje ngoba u youtube uyakhokha uyabanikani abaculi imali yalama interviewe
Umculi Uma ebizwe kwi interview ku KhoziFm UkhoziFM luphinde lukhokhele abaculi ?
Cha umculi usizakala nge marketing ngoba evela nje lana obemgamazi seyamazi seyafuna ukwazi ngo msebenzi wakhe
@@Msizisatopic ngyabonga we Msizi ngombuzo wakho. Ngek ubezwe bebuza emsakazweni lokho kodwa thina bayakwazi
@@tnashehungwe149 👊
Lomfana unobuqhawe akafanii nalo nsangwini ka mgqumen ulusanda 🚮
😂😂lelohlongandlebe udoti westafu
@@SaneleMhlongo-d8b 😁😁😁😁
😂😂 umfana ugqoke ijacket ka mnikezwaa
Usho kanjena?
@@ZamaniMthembu-zq8rj Nje nhlezi ayefana
search Amancukumane - khululeka mawami