amaphupho asho ukuthakathwa komntwana wakho

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 8 жов 2024
  • kugade lokhu

КОМЕНТАРІ • 64

  • @Soloz1419
    @Soloz1419 Місяць тому

    Siyabonga maMbotho ngokusikhanyisela❤❤

  • @NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go
    @NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go 5 місяців тому

    Amen gogo mina ngamphupha umtanam ucc wam umqinqa endawen eyiwa ngathi ngiyambamba wangvimba yen ucc wam ngagcina ngimshaya ngahamba ngambamba umtwana ngabuya naye

  • @nomusampume5129
    @nomusampume5129 Рік тому

    Siyabonga cc Hlengi,ukusiqwashisa nokusicobelela ngolwazi makwande bogogo niqhubekele phambili nomsebenzi wokusiza abantu Lothani bogogo

  • @zakesdarealstar
    @zakesdarealstar Рік тому +1

    Siyabonga🙏🙏 ngike ngakulalela uchaza ngokuphupha iwashi, akesithi awuphuphi iwashi lasesandleni kodwa uphupha isikhathi usibona efonini kuke kubengazathi kwesinye isikhathi usibone singahambisani nosuku kusekuseni sishintshe emehlweni akho sithi u 16:30, lelophupho ngiliphupha cishe usuku nosuku🙏

  • @nelisiwesimelane2346
    @nelisiwesimelane2346 Рік тому

    Wow makhosi wayibeka kwacaca siyabonga akwande 👏👏

  • @SbusisoNdlovu-ek6th
    @SbusisoNdlovu-ek6th Рік тому

    Siyabonga osenzela khona besacela ukbuza kusho ukthini ukuphupha ungena endlini ngebhayisikili kwangathi ngizoshayisa emnyango kodwa angisashayisanga ngavele ngangena. Ngiyabonga

  • @gladyshlatshwayo3257
    @gladyshlatshwayo3257 Рік тому

    Ukuphupha umntwana yeah ejampela emanzini bese akhiswa ugogo wakhe ongasekho emhlabeni

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Рік тому

    Sawubona sisHlengi
    ngiyazi sewake walichaza iphupho lesikole nothisha..
    Uma omunye wothisha engu mlungu kusho ukuthini 🙏🏾 eze engibuze impilo ngokujulile

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 Рік тому

    Sbonge maMbotho ngokusicwashisa usivula amehlo. Ngicela ukuphuma kancane esihlokweni sakho. Ukuphupha ubaba wakho ongasekho elungisa noma ecleaner imoto yakho. Kunama emeri amancane agcwele amanzi. Makwande kukhanye ❤

  • @mawethuxingile7612
    @mawethuxingile7612 Рік тому

    😂 Siyabonga gogo. Celubuza gogo xangabe uphupha usana litsho kuthini elophupha

  • @zakhelexulu5580
    @zakhelexulu5580 Рік тому

    Sawubona nganeyakwethu ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha ushaya umntwana wakho ngicela ungisize bandla🙏🙏 liyangihlupha leli phupho 😭😭😭😭

  • @sindisiwembatha-p3m
    @sindisiwembatha-p3m 21 день тому

    Ume njalo mntane Nkosi.
    Yek okwami osekonakala, kodwa akusenani ngoba sisaphila. Maye banobuqili abantu laph emhlabeni

  • @keselinabhembe2921
    @keselinabhembe2921 Рік тому

    Phambli Gogo maMbotho
    Awutholakali mntanethonga. Sengizame kaniņgi. Siyabonga.

  • @siyabongandulini2405
    @siyabongandulini2405 Рік тому

    Syathokoza MaMbotho...

  • @bulelwakamteni4515
    @bulelwakamteni4515 Рік тому

    Makwande siyabonga mambotho ngoku sixwayisa nga bantwana

  • @g.mabongimasuku5180
    @g.mabongimasuku5180 Рік тому

    Siyabonga akwande MaMbotho

  • @sphow
    @sphow Рік тому

    Camagu MaMbotho. Syabonga. Cela ukubuza kuchaza ntoni Ukuphupha ukhubeka (tripping, but not falling) ude uvuswe by that trip? It happened twice last night. Thanks in advance

  • @lwandlemaps
    @lwandlemaps Рік тому

    Nkosi ibenawe siyabonga

  • @zukiswabada6165
    @zukiswabada6165 Рік тому

    Siyabonga gogo ninjani kodwa mehlomadala.

  • @bawinilebawinile4065
    @bawinilebawinile4065 Рік тому +1

    Unjani dadewethu uyaphila mina ngikengakuphupha lokho umntwana wami emuka amahlandla amaningi naye untwana ubehlupha nje ephuma igazi emakhaleni ngakusukumela angisawaphuphi lamanzi manje

  • @Jouzer-y4q
    @Jouzer-y4q Рік тому

    Siyabonga 🙏Ngicela ukubuza Uma elahleka Kusho ukuthini?

  • @NomaS33373
    @NomaS33373 Рік тому

    Thanks maMbotho i had a terrible dream like that i even woken up ngathandaza ngisathandaza namanje cz lingithusile❤

  • @ntombifuthipgumbi9456
    @ntombifuthipgumbi9456 Рік тому

    Thokoza gogo, mina ngaphupha umama ongasekho ethetha efuna izevatho zakhe zesonto waze wawa ngedolo phansi walimala waphuma igazi ngabe kuchazani

  • @Naomi-sp1kl
    @Naomi-sp1kl Рік тому

    Camagu mama.. Ngicela ubuza kusho ukuthini uma umphupha njalo elahlekile umntana?

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому

    Thanks for an eye opening. Makwande MaMbotho 🙏

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 Рік тому

    Asbonge Sisi Hlengiwe..

  • @gugulushaba2913
    @gugulushaba2913 Рік тому

    Hi cc Hlengiwe ngsacela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu ehlanya

  • @iiratonkosi3665
    @iiratonkosi3665 Рік тому

    Mambotho siyabonga sesi. Kodwa ngiyafisa ukukhuluma nawe ngocingo. Sengiyengazama kukhulumanawe kulamaviki aphelile kodwa wangitjela kuthi nisaya emfuleni ngibophinda ngikuthinte. Manje soloku ngiyazama lutho. Ngiyacela mtakwethu ngicela usizo lwakho kumatima mtasekhaya ngiyacela shame.🙏🏼

  • @sarahblessingsfavoured8617
    @sarahblessingsfavoured8617 Рік тому

    Ufumaneka njani Gogo xa umntu efuna consultation

  • @fikiswamaraule101
    @fikiswamaraule101 Рік тому

    Sawubona cc uma uphupha eshonile lapho ngikhala ebulawe ngubaba wakhe

  • @busisiwenyaba
    @busisiwenyaba Рік тому

    Siyabonga gogo🙏🙏

  • @sandilemgwaba9572
    @sandilemgwaba9572 Рік тому

    Sibingelele siphinde sibonge kakhulu maMbotho. Ugcineke-nje Sisi🙏

  • @m.m3397
    @m.m3397 Рік тому

    Sawubona.
    Uma ulokho uphupha ubhukuda emanzi wase mayini ahlanzekile .

  • @bawinilebawinile4065
    @bawinilebawinile4065 Рік тому +1

    Ngibonga ukuseluleka ccwam inkosi ikubusise

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Рік тому

    Makwande Gogo , syabonga 🙏

  • @bettykhoza4037
    @bettykhoza4037 Рік тому

    Siyabonga Sisi kuyazwakala enkosi 🙏

  • @zethucele1862
    @zethucele1862 Рік тому

    Thokoza gogo ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphipha uwela umfula uthinisuphakathi nawo ubone amanzi amabi eza ngamandla akhom a ukuthi umfula uyangenisa Kodwa angangifici ngiphume eseza

  • @NelisiweNgobese
    @NelisiweNgobese Рік тому

    MaMbotho ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha isphepho nomoya onamandla onyakazisa indlu okuyo bese maduze kube nemvula enkulu engathi inamatshe kodwa kungewona kungamaconsi amakhulu. Ingane yakwama khelwane ibikhongozele kwacishe kwagcwala ibhakede elimhlophe but amanzi awangcoli but ane dust yeroof nje. Ngaphaphama

  • @NomthandazoTrinity
    @NomthandazoTrinity Рік тому

    Hi cc syabonga kakhul

  • @jacobmahlaba653
    @jacobmahlaba653 Рік тому

    Umuhle we Sisi 🕯️ cela futhi ungsize ngiphuphe ngiphuza ama philisi awu 3 bengse skolweni ngiwaphuzile

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Рік тому

    Siyabonga 🙏

  • @DuduDoris-eh9fk
    @DuduDoris-eh9fk Рік тому

    Ngicela ukubuza ngewayini elimunyama lishoni

  • @thabaningongoma6489
    @thabaningongoma6489 Рік тому +1

    Singe hlengiwe 😊😊😊

  • @ndidanegloria8282
    @ndidanegloria8282 Рік тому

    Mina ngaphupha umntwana wami engathi bajaha inkomo inomchilo bafuna ukuyibamba iyabaleka bayijaha nezingane eziyihlobo zakhe babafana bonke ushone phansi emhosheni eyibambe lomunye oyisihlobo imkhunge ngithi mina musizeni nansi inkomo izombulala ngimemeze ezame lowami ukumsiza ivesane imshaye phansi athule du anganyakazi ngabe lisho ukuthini leliphupho

  • @khulilekhumalo7016
    @khulilekhumalo7016 Рік тому

    Hi Cc Hlengiwe please help me, I have been dreaming a black cow sitting in front of me but on it's back there's a toddler boy who is trying to run away from the cow. He tried to escape and come to me but the black cow was furious and blocked him against a mud house with it's big horns and the house start to fall.

  • @SiphodalubuhleNdlovu-ye1zu
    @SiphodalubuhleNdlovu-ye1zu 11 місяців тому

    Owami sengiphuphe 3times edukile eskoleni

  • @nomusabuthelezi6281
    @nomusabuthelezi6281 Рік тому

    Mshikilane! Syabonga kunephupho selibuye kaning ning,liyangikhathaza ngiphuphe ingane yam idlwenguliwe kushon.

  • @KhulekaniHenryNdlovu
    @KhulekaniHenryNdlovu Рік тому

    Thokoza umkhulu umsebenzi wakho

  • @kingzero4164
    @kingzero4164 Рік тому

    Sawbona sisi i hope uyaphila , ngixela ukubuza ingabe kusho ukuthini ukuphupha uhamba ngebayisikile egizimayo uhamba nenyoka emnyama ekuxeleni kwakho kube ngathi niku race esikontirini

  • @mogalekganya
    @mogalekganya Рік тому

    Mbotho👏👏

  • @MamosebetseNkutha-gs1hm
    @MamosebetseNkutha-gs1hm Рік тому

    Ngicela kubuza ukuphupha umnakenu ongayazi ingane yakho kdw emupha itiye elimnyama kdwa akazi ukuthi indodayakhe inengane ngaphandle ngibone

  • @MoleaTendani
    @MoleaTendani Рік тому

    Can i consult plz ..its agents

  • @GladysDayimani-kx9le
    @GladysDayimani-kx9le Рік тому

    Sawubona sisi manje umuntu uma efuna ukuxhumana nawe wenza njani, kukhona engidinga usizo ngako

  • @user-tb8dy9ux5o
    @user-tb8dy9ux5o Рік тому

    Wamuhle maMbotho! Mina ngaphupha indodana yamfowethu ena 16 imi eceleni kwimfula. Kwase kuvela ingwenya enomsila wenhlanzi ikhamisa ungathi ifuna ukumgwinya. Ingabe Lisbon ukuthini leliphupho?

  • @mbonenixaba6736
    @mbonenixaba6736 4 місяці тому

    Ngicela inumber yakho

  • @siphelomapenana1415
    @siphelomapenana1415 Рік тому

    Ukuphupha uhamba ehlathini unqunu

  • @CingiswaGolomi-r3n
    @CingiswaGolomi-r3n 8 місяців тому

    Thokoza Gogo

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 Рік тому

    🎉👏👏

  • @andilemseleni8600
    @andilemseleni8600 Рік тому +1

    Thokoza kusho kuthini ukuphupha uyobona umelaphi uzibone usendlini yomunye malaphi ubona ama product wakhe uwedwa endlini ma uphuma usiya kulo ubuya kuye ufike sekuthwa ku late ubone uthakelwa iziwasho pink and white

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Рік тому

      bakuvezela ukuthi kuyokwenzeka uzithole ukumuntu osebenza ngayo leyondlela noma kungesesiye lo obumazi kodwa asebenze ngendlela eyodwa naye

  • @lwandlemaps
    @lwandlemaps Рік тому

    Your contacts please