"Ngisosuke ngidinwe besengishaya ulabhabha" IGcokama elisha 2018

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024
  • Abaqulusi maskandi Fest 2018

КОМЕНТАРІ • 100

  • @chazanikhwela2568
    @chazanikhwela2568 2 роки тому +1

    Wadlala duyaza mfoka kphosa kwe Nyath,insizwa le ayishodi ndawo

  • @bongiwengulubebongiwe8761
    @bongiwengulubebongiwe8761 Рік тому +1

    Lapha qhawe wawungakasindwa angaz these days usindwa yini yaz kodwa angikho lapho 🙌khuphuka wethu

  • @nelsonvundla9959
    @nelsonvundla9959 3 роки тому +2

    Yiyi manqele

  • @Xq..Navarrah
    @Xq..Navarrah 7 місяців тому +1

    ukulwa akuyona into enhle kodwa bafethu we get all the nice and great performance and entertainment ma belwa lababantu. tjovitjo ay sukani bo hom. yinkani zababili💗

  • @noluthandonoluthan9986
    @noluthandonoluthan9986 5 років тому +3

    Shiya hloniphani ukuthi bafike kanjani ngisho sebefikileke umdlalo nje BT nawe uyazbonela nje ukut izingoma iziph ezimnandi

  • @thokozilengibe3785
    @thokozilengibe3785 2 роки тому +1

    Awuuu Kodwa fethu isiphiwo sakho lesi bafo ngigasho nje bakithi akekho ogasithatha 👌💕

  • @lungasosibo142
    @lungasosibo142 5 років тому +6

    Awu awu awu wiNsizwa kod Mthandeni 😍😍😍😍

  • @skumbuzosknxumalo3171
    @skumbuzosknxumalo3171 5 років тому +2

    Cha nam lomfo ngyamvuma angyenumlendeli wakhe nomanje ke umlandeli wothile kodwa ngingathi nje ngincoma noma ubani owenzintenhle ngigxeke futh makmele ngigxeke

  • @sthabilemajozi8751
    @sthabilemajozi8751 5 років тому +9

    Aw kodwa qhawe lami😍😘

  • @frica466
    @frica466  5 років тому +3

    Dukluuuu!!!!!!.......🤗🤗🤗..kwathi ngingxume ngibheke le ngiphinde ngibheke le bese ngithi ilapho ingoma bafana base Mkhanyakude..Gcokama Elisha ,Mkhathazi ,Mroza,Mgqilazi wedixa ,Mgojeli nawe Geza Lendalo "Mdumazi"..
    .vimbani enzansi (ku N2 ngase Mtuba)kungasangeni lutho🤗

    • @canannkwanyana5779
      @canannkwanyana5779 5 років тому +1

      Ngyabong nkunz yam nami ngilen kwaHlabisa #NHL inamandl

    • @frica466
      @frica466  5 років тому

      @@canannkwanyana5779 dankie nkunzi nase NUF sikhuphula ezaseMkhanyakude ngoba yizona ezingidlalela kamnandi ngila🤗👉🔴⚪🔴⚪🔴👌👌👌

    • @sihlecthibane3574
      @sihlecthibane3574 5 років тому +1

      Dukluuuu yadla eyami

    • @bonginkosivellem3980
      @bonginkosivellem3980 5 років тому +1

      @@frica466 jhaaa boy video yakho I clear keep it up

    • @frica466
      @frica466  5 років тому

      @@bonginkosivellem3980 Dankie Bonginkosi🤝🤝

  • @sabelonxele572
    @sabelonxele572 5 років тому +5

    good performance wahlaba nawe suyakwazi excellent

  • @frica466
    @frica466  5 років тому +7

    Dukluuuu!!!!!....wabiiiiishaaa demed!!!!!👌👌

  • @odwamthiyane5414
    @odwamthiyane5414 5 років тому +3

    Wowabala mfana ndoda amangama akho

  • @zwelihlembulelo7654
    @zwelihlembulelo7654 5 років тому +9

    Ishayiwe lengoma!

  • @sbonelongomane14
    @sbonelongomane14 5 років тому +5

    yaz uphethe ngempel umthandeni up Duyaz

  • @luckynsibande6641
    @luckynsibande6641 4 роки тому +2

    Yah. Neh. Ushayile LA. Mthandeni. Well done.

  • @nkosinathisithole5951
    @nkosinathisithole5951 5 років тому +7

    ay ongakalivumi IGCOKAMA ELISHA UNENHLIZIYO eneqhubu eceleni shame

  • @nomalovnees9172
    @nomalovnees9172 5 років тому +8

    Ashiiiiiiiila Demedi phezukwabo Duyazi hawuuu hawuuuu nak'hya

  • @madisamxolisi5127
    @madisamxolisi5127 5 років тому +7

    king of em all

  • @gambu6msu23
    @gambu6msu23 5 років тому +3

    Ashiiiillleeee demed yabhavumla eyase mdletsheni batatazela omahlezi emincile baqoshela bezwa umsindo weyasemdletsheni

  • @lindelanicele7937
    @lindelanicele7937 5 років тому +2

    Ayy demede maaan...suuuka!! Ayy Akfiwe makfiwa hhaibo!!!

  • @mongamelimoyo5542
    @mongamelimoyo5542 5 років тому +6

    Ai sukani madoda sok"bona longaboni sho....ashiiiiinge demed

  • @philanimalishaduma2144
    @philanimalishaduma2144 5 років тому +7

    lagima iqhawe lami madoda

  • @thembisadumane6937
    @thembisadumane6937 Рік тому +1

    Ngiyayithanda lengoma

  • @ntombimanyoni1725
    @ntombimanyoni1725 5 років тому +4

    Up up Gcokama syakuthanda thina ashila Demed

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +2

    Duyaza uma bengakaboni namanje ukuthi usukwelinye izinga Duyaza asambe mfika ku phosakwenyathi ishishiliza

  • @dumsanmike2750
    @dumsanmike2750 5 років тому +3

    Bashaye mkhaya wam uyavuma umthetho

  • @mzamothomo1199
    @mzamothomo1199 5 років тому +1

    bashaye Duyaza Gcokama Elisha abakwaz kahle laba… Ashiiiiiiiila Demed!

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 5 років тому +5

    Phekwayo Boi ngisho ngeginsa

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +2

    Qhathanzipho lika Mashandu gugu labasha mfo ka kuphosa kwe Nyathi ishishiliza dubula aze aguqe phansi.Baba ka Simelokuhle sinawe qhawe lam

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +3

    umona phansi ladlala iqhawe la awu sikuthandela lokhu ke Ashiii la demed

  • @SandileSguqa
    @SandileSguqa 5 років тому +1

    Ayavilapha kodwa amagidangoma ukuphakamisa izinyawo ayabhora

  • @gambu6msu23
    @gambu6msu23 5 років тому

    Kodwa impela nje aphi lamakhosi akhipha album ephelele kodwa lutho umlayezo nemfundiso ku more than 10 wezingoma full album ey kodwa

  • @thabanishandu9059
    @thabanishandu9059 5 років тому +3

    wadlala gcokama awusuka man

  • @briannqobilendebele4389
    @briannqobilendebele4389 2 роки тому

    Ashila demithi khuphuka duyaza awuuu madoda laze lasho kamnandi iqhawe lami

  • @xnovuyomandisa4910
    @xnovuyomandisa4910 5 років тому +3

    Up Mfoķa Manqele💯❤👌

  • @simosendodamtetwa9659
    @simosendodamtetwa9659 5 років тому +4

    thanks manqele we lv u

  • @frica466
    @frica466  2 роки тому

    le video ngangithwebula nge S 20 utra....awu wasibulala corona ngabe i Qhawe ngilidonsa nge S 21 ..lozolo le video quality👌

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +5

    khuphuka kanjalo qhawe lam ngiyofa la ufa khona woke uzosibona siyizinkumbi la e Harding

  • @noluthandonoluthan9986
    @noluthandonoluthan9986 5 років тому +3

    Yaz bayanyanyisa labantu abaphika ubukhosi begcokama

    • @sinegugusinegugu7457
      @sinegugusinegugu7457 5 років тому +2

      Noluthando Noluthan bayeke sisi bashawa wukungazi mntakama akulona idixa leli nengoma ikhona futhi

    • @ditshitsomphuthi7830
      @ditshitsomphuthi7830 5 років тому +2

      Ongowakwethu Wena up Duyaza

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 5 років тому

      Noluthando Noluthan ..cha uyinkosi ngaliphi..noma ngani..asali uyadlala umfoka Manqele kodwa eyobukhosi akame kancane ngalapho ukhona umfoka'Mpungose ngokomlandu wobukhosi kumaskandi nawe ungahlala phansi manje ngsafuna unabe besubuka ekufikeni kwawo lamaqhawe amabili Khuba & Duyaza besuhamba nabo until now..nd judge without fear or fever.

    • @sinegugusinegugu7457
      @sinegugusinegugu7457 5 років тому +2

      Hloniphani Ndlela kuhle uma nibona ukuthi uyadlala yinsizwa u Mthandeni njalo uma ekhiphile sengathi uqale enze ucwaningo akamane akhiphe nje

    • @sinegugusinegugu7457
      @sinegugusinegugu7457 5 років тому

      Hloniphani Ndlela uyinkosi umfoka khuba wakho

  • @mpilodladla6188
    @mpilodladla6188 5 років тому +1

    Yatshakadula eyami madodaaah

  • @thandekangidi1807
    @thandekangidi1807 5 років тому +2

    up duyaza

  • @sibongisenikhumalo7563
    @sibongisenikhumalo7563 5 років тому +1

    Khuphuka Duyaza (up ingezo)

  • @skhumbuzomathe9237
    @skhumbuzomathe9237 5 років тому +5

    Cha bafwe2 umona phansi

  • @mbongelenilo4559
    @mbongelenilo4559 5 років тому +1

    Up laph duyaz

  • @phumlaniphumlani7378
    @phumlaniphumlani7378 5 років тому +4

    Ai ngyathanda lapho

  • @sphecyril7611
    @sphecyril7611 5 років тому +1

    Ashiiila dmd

  • @simosendodamtetwa9659
    @simosendodamtetwa9659 5 років тому +2

    niziqeqeshe kahle

  • @drciacia6046
    @drciacia6046 5 років тому +1

    Duyaz

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +2

    lagijima kakhulu la iqhawe

    • @frica466
      @frica466  5 років тому

      Lagijima kakhulu...ngezwa kuthi cosololo nakimi 😊👌👌👌

  • @siphelelentshangase3802
    @siphelelentshangase3802 5 років тому +4

    Akushe Dammit!!!!

  • @msawakhemhlonipheni8686
    @msawakhemhlonipheni8686 5 років тому +2

    Nguwe ophethe kulomculo gcokama elisha nongezwa uyezwa manje nongaboni useyabona ashiiiiila DAMAD

    • @frica466
      @frica466  5 років тому +1

      Kunjalo akujiki...Qhuuu zashaaa!!!!🔴⚪🔴⚪

    • @sinegugusinegugu7457
      @sinegugusinegugu7457 5 років тому +2

      MSAWAKHE MHLONIPHENI akujike awe bhuti abantu bashawa wukungawqzi umaskandi

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge Рік тому

    Iqhawe lethu lalisekahle lapha sengisho ngokuceba komzimba njengoba selithe ukukhuluphala manje

  • @sbonelokhumalo6664
    @sbonelokhumalo6664 3 роки тому +1

    Ulabhabha🤣🤣🤣🤣ey impama enzima kakhulu ke leyo

  • @buddyranks6584
    @buddyranks6584 5 років тому

    Y bedlala idisk Ku live show , Mthandeni no Khuba

  • @user-hj3cw3dd1b
    @user-hj3cw3dd1b 7 місяців тому

    Uyinsizwa ushoda ngama manners nje

  • @indlovukazi_7989
    @indlovukazi_7989 4 роки тому +2

    LOL INSIZWA KODWA LE

  • @khayambatha2965
    @khayambatha2965 5 років тому

    Juma somjumasi👏

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +9

    awu kudlala iqhawe wena ukhetha u dislike shem

  • @mxolisismanga5149
    @mxolisismanga5149 5 років тому +1

    Duyazi

  • @getrudendlovu6038
    @getrudendlovu6038 4 роки тому

    Ngifuna lentomb uphelile angiyitholi

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 5 років тому +1

    Konakele

  • @mqondisifakazi79
    @mqondisifakazi79 4 роки тому

    wibinda mfan wami

  • @getrudendlovu6038
    @getrudendlovu6038 4 роки тому

    Ingoma sorry

  • @mbukisenilucas8302
    @mbukisenilucas8302 5 років тому +1

    bafowethu kuthiwa ukudla okudala akumnandi but ngike ngabuka ngacabanga why abantu bakudala ngama 80s 70s bethanda umculo wawumnandi singakadanseli amacd babedlala bukhoma intambo ikyboard ikostini ivaolin not manje siyabora istahela somaskandi ngokudlala amacd balingise kungani bakwethu eg ohhashi mabephefoma ophuzekhemisi omfazi omnyama babedlala baxhume igingxi bukhoma ayi kuyadumaza

    • @frica466
      @frica466  5 років тому

      Yebo uqinisile kodwa nabo not ukuthi kuyo yonke imicimbi ababeqhashwa kuwo babedlala u live... eg ..amageza amahle(ezika Potso) o Shwi ,Baba uphuzekhemisi no Dlubheke ba good ku live peformance kodwa badlala ama cd bese kuthi emicimbini ethize like impuzeko neminye badlale u live....naphesheya benza so..then in certain concerts badlale u live...and ju depender kumhleli womcimbi kuthi mebaqasha ufisa badlale u live or not ..if umhleli engafuni they wont do live peformance.

  • @08029079
    @08029079 5 років тому

    Saphathwa ngesandla pho isiginci?

    • @sinegugusinegugu7457
      @sinegugusinegugu7457 5 років тому +1

      Nkosingiphile Gumede siphathwa ngenyawo yini kwasona vele?

  • @sinegugusinegugu7457
    @sinegugusinegugu7457 5 років тому +3

    uvelaphi lo ku dislike awu

  • @banelemzamelenikhulu1357
    @banelemzamelenikhulu1357 5 років тому

    Pho uslahlelan isginxi phansi

  • @mbukisenilucas8302
    @mbukisenilucas8302 5 років тому

    ayi suka kudlalwa ngathi cz sesamaborn free sijabulela yonke into le ayi ayikho lento why ungathengi icd uyoyidlalela ekhaya kunokudlala icd ehall ungene ngemali itransport uyalapho kwabanye

    • @sinegugusinegugu7457
      @sinegugusinegugu7457 5 років тому +1

      Mbukiseni Lucas nalo iqhawe lakho u Khuzani naye e Mabhida wacula I CD iqhawe liyasenzela thina singabalandeli balo Ashiii la demed

    • @bhekanibhengu5820
      @bhekanibhengu5820 5 років тому

      Lengoma eyethu thina yinsizwa eyokushinga khuphuka duyaza uvinywayithina iyinsizwa imiphuphe yohlezi inomona waaashaaa demedi

  • @noziphomagamedze6209
    @noziphomagamedze6209 5 років тому +3

    ashiiile demad king duyazi .....jesicca wodumo yimi lowo

  • @lushabasibusiso1075
    @lushabasibusiso1075 5 років тому +1

    wola mabizo..phambili ngegezo