INkosi uNyazi ikhipha iNyoka kumuntu!!

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 7 лип 2021
  • INkosi uNyazi ikhipha iNyoka kumuntu!!
    INkosi yamaNazaretha uNyazilwezulu ikhipha inyoka kumuntu owabe esegula kakhulu. #Shembe #eBuhleni

КОМЕНТАРІ • 90

  • @hycinthmkhize8235
    @hycinthmkhize8235 Рік тому +7

    Angisiye walebandla but ngiyazi ukuthi uShembe unguNkulunkulu. Amen

  • @nkosingiphiledelani1172
    @nkosingiphiledelani1172 3 роки тому +28

    Nkosi yeZulu nomhlaba😍🤩...asiyigqokile impel ingubo emhlophe kodwa siyala kuyakhona uNyazi ngoba ilona olusihambelayo nasemaphupheni❤

  • @nathiseshoene7229
    @nathiseshoene7229 2 роки тому +4

    Ameni uShembe unguNkulunkulu 🙏🙏🙏🙏

  • @blessingzondo5165
    @blessingzondo5165 3 роки тому +9

    UYINGCWELE NYAZI LWEZULU UNGIKHUMBULE NKOSI EZULWINI LAKHO EBUHLENI ISEZULWINI LETHU BABA.

  • @masesimchunu4745
    @masesimchunu4745 Рік тому +4

    Ka nnete ke ntate modimo ya matla unyazi lezulu Amen🙏😭

  • @knuz6117
    @knuz6117 3 роки тому +4

    Siyalubonga unyazi lwase zulwini amen👏

  • @pumezatokota3047
    @pumezatokota3047 6 місяців тому +1

    Amen uNyazi unkulunkulu vele wombathiswe amandla amakhulu amen🙏🙏💪

  • @zephaniiakhuzwayo6158
    @zephaniiakhuzwayo6158 3 роки тому +6

    Akuthi lo ofuna ukukholwa ngokubona, akhumbule ukthi ubusisiwe okholwa engabonanga, Amen.

  • @thulisilendzimande4126
    @thulisilendzimande4126 3 роки тому +12

    Ubani owavusa ubab Nkwanyane esefile, owapha insizwa isidlo sokugcina izovuma izono kuye, owathumela ingelosi izolanda insizwa eyabe idlulele ohambweni oluyingcwele wavula ifoni eyabe isijemile kade ithelwa amanzi ayevusa leyonsizwa khona kuzokwaziwa imvelaphi yayo, yakhuphuka ingelosi yayosithela emafini!!!! NYAZI LWEZULU uNKULUNKULU

  • @nellymakhathini3607
    @nellymakhathini3607 3 роки тому +8

    UNyazilwezulu lingunkulunkulu

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 3 роки тому +8

    Ukuphila kodwa lokhu uzwa ngisho ekhuluma ukuthi uSHEMBE UBEKE INTO ENKULU KUWE .UYAMUZWA UKUTHI UNGUMSEBENZI WEZANDLA ZONYAZI

  • @thembakuyembuyazi1609
    @thembakuyembuyazi1609 3 місяці тому +1

    Kodwa singayini ngaPhandle koMusa wokuThandwa uNkulunkulu wokhokho bethu uShembe ❤ wehla emazwilwini wazoba muntu ebantwini.

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama5905 3 роки тому +2

    Amen sicela nisiphe inkonzo ephelele ngoba iyezwakala yona ukuthi ishubile

  • @thembaxulu8667
    @thembaxulu8667 11 місяців тому

    Nkosi uze uykhumbule neyam inhliziyo. Ameeeen

  • @BhekisizweDuba
    @BhekisizweDuba 5 днів тому

    Nkosi yami hamba nami njalo njalo aman

  • @mxolisisiphe7009
    @mxolisisiphe7009 3 роки тому +4

    ushembe munye UNYAZILWEZULU

  • @thembazwane9562
    @thembazwane9562 2 роки тому +1

    Amen Shembe lo yisimangaliso

  • @user-rj8cd3lb7m
    @user-rj8cd3lb7m 7 місяців тому

    Hi ngiyamthanda uPilatu ngoba akazañge akholwe engabonanga wenake ungafakaza kañjani ngento ongayibonañga ña kusho ukuthi nawe uzoqambà manga uPilatu wakholwa ñgokubona amenñnñy🙏🙏🙏

  • @malibingwexulu3109
    @malibingwexulu3109 3 роки тому +4

    Uyashumayela Mfundisi wenkosi, sicela izintshumayelo eziphelele🙌💯🔥

  • @nomvulagumede7218
    @nomvulagumede7218 3 роки тому +3

    Singaba yini kodwa ngaphandle koNyazi Lwezulu uyngcwele Nkosi yamakhosi

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 3 роки тому +3

    USHEMBE UPHELELE NGEMPELA😊

  • @busanisibiya8365
    @busanisibiya8365 3 роки тому +2

    Ngyezwa ekupheleni kwenyanga ebuhlen ngimkhumbule ushembe wam 😭😭😭

  • @sphelelemhlongo4431
    @sphelelemhlongo4431 3 роки тому +2

    Amen Nyazi lwezulu😂😂😂💜

  • @zandilegwajo3290
    @zandilegwajo3290 3 роки тому

    Uze ungikhumbule Nyaz lwezulu❤

  • @ayandasibiya7677
    @ayandasibiya7677 3 роки тому +3

    Yazi fanele ukuthi noma uzwa ngoNyazi ukholwe. Ngoba kusuke kwenzeka ngempela nawe uyazi. Ngabe akugcwali kangaka ezani izitikha ematekisini Uma kungekho lokhu NAMI bengifana nani Koda manje ngimi naye

  • @bongumusamusa560
    @bongumusamusa560 2 роки тому +1

    Kubuhlungu kuth kukhona abangakaboni ngoShembe ease Buhleni kodwa Nkosi ngiyethemba uyobabonisa kuth sewufikile emhlabeni, endlini kaDingane noSenzakhona echithekileyo

  • @rebeccasangwen9453
    @rebeccasangwen9453 2 роки тому +2

    Amen

  • @shekegcinukuphila6072
    @shekegcinukuphila6072 2 роки тому +1

    Amen 🙏

  • @user-fw5fn6wx5p
    @user-fw5fn6wx5p 8 місяців тому

    Mina angisilo ilungu lebandla, kodw ngiyavuma ukuthi uNyazi lunguNkulunkulu, ngisho ngezinto esengizibone kimi ezenza kodwa ngingasonti

  • @nompumelelo4182
    @nompumelelo4182 3 роки тому +1

    Ameni

  • @user-fw5fn6wx5p
    @user-fw5fn6wx5p 8 місяців тому

    Abantu bakholw yizinganekwane lezi ezigcwele umhlaba abaxoxelwa zona, bayeka uNkulunkulu ephambi kwabo uNyazi lweZulu. Uma besitshena ukuthi uJesu wathi akezile ukuzobhidkizwa kokwakudalwe uJohova kodwa uzovuselela. Manje thinake sivuselelka kukuohi ngempilo namasiko amaJuda????

  • @valencianomthandazo4957
    @valencianomthandazo4957 Рік тому +1

    Thixo wothixo🙏

  • @clintdlamini690
    @clintdlamini690 3 роки тому +6

    uMfundisi ubani? uyashumayela!!!🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @sbonelozulu2569
    @sbonelozulu2569 3 роки тому

    Ngisalinde izinyoka

  • @khululekilemayisela2638
    @khululekilemayisela2638 2 роки тому

    Nkosi ngicela ungikhumbule

  • @sihlekheswa6013
    @sihlekheswa6013 3 роки тому

    Kaz useke wenzan lo olekhesbangela umsindo esfakezinkantolo

  • @zethembempanza8920
    @zethembempanza8920 3 роки тому +1

    Syabonga mfundisi imnandi intshumayelo but ngabe kugcono kube ufake nayo leyo video namanye nje ama videos nisiphe bo sizibonele

    • @nomvulagumede7218
      @nomvulagumede7218 3 роки тому +2

      Thabekulu bokugwema ukuba uThomas ngcela ukbuza yakholelwa kuthi kwake kwaba noJesu Mhlabeni? Le yoNyazi zozbonela awdinge kusendelwa I video mfthu

  • @nathimthinay3110
    @nathimthinay3110 2 роки тому +1

    uyingcwele simakade

  • @andanengahassani4155
    @andanengahassani4155 3 роки тому +1

    Is the story of a snake in the BIBLE,which book???

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 роки тому +2

      Yes there is a story like this in the bible, but this incident happened at eBuhleni, Durban.

  • @uncletee1853
    @uncletee1853 Рік тому +2

    Inganekwane

  • @laughteristhebestmedicine821
    @laughteristhebestmedicine821 3 роки тому +7

    Beside stories is there any videos of this miracles being performed? I wanna see it

    • @zethembempanza8920
      @zethembempanza8920 3 роки тому +1

      Nginawe lapho ngabe kugcono kube bayifakile coz everytime if kukhonzwa kusuke kwenziwa video

    • @nhlakaniphoinnocent3
      @nhlakaniphoinnocent3 3 роки тому +16

      @@zethembempanza8920 Aim is to heal people, not fame.

    • @zethembempanza8920
      @zethembempanza8920 3 роки тому +2

      Nhlakanipho innocent uyafana nomuntu othule akuyona into ongayitshena umuntu ongakhonzi nawe leyo n imenze azikholwe izimangaliso ezenzekayo ungizwe kahle angiphiki kuphela ngifakazela lo oth ngaphandle kwestory ngabe ikhona yin I video la kwenzeka khona lezimanga n ufuna ukuybona so wena Musa kucasha ngesithupha sincane kakhulu mf2 uyabonakala n phendula lo ofuna kubona video

    • @EBuhleniIsezulwiniLethu
      @EBuhleniIsezulwiniLethu  3 роки тому +3

      Please check these two videos.
      ua-cam.com/video/bgFJcDW7tFU/v-deo.html
      ua-cam.com/video/uiwIO8WiH9o/v-deo.html

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 3 роки тому +9

      Even if we upload the video you will never believe that the child has been healed by SHEMBE because you're not given the wisdom to see HIM .

  • @Classifiedinsiders
    @Classifiedinsiders 2 місяці тому

    Amen

  • @fikielwandle3588
    @fikielwandle3588 11 місяців тому

    Amen

  • @bhekimthethwa9464
    @bhekimthethwa9464 Рік тому

    Amen

  • @manandongcongo3431
    @manandongcongo3431 3 роки тому +1

    Amen