Ayy noSars urong manje nemoto awuyikhokheli iminyaka engaka.Kodwa bhuti uma usuqedile ukukhokha lemali bazokubuyisela imali uma beyibambe kakhulu imal yakho
Mina mfwethu angidlanga mali ngabizwa nje kwaSARS Kwathiwa ngikweleta R52 000 ngabona sengibanjela R4800 emholweni wam.Ngafona yathi intombanane mina nga applayela isinxaphezelo sokuthi ngalahlekelwa ibhizinisi esingango 3million into engingayazi .
Nangapha underberg bakhona abathole imali ezikanjalo bengifisa Nami kodwa Ay sengi moja muhle umyalezo
Ngicela ningiphee inambha kabhuti wohlelo uthuleleni ❤
Nasetohweni lami bayithola kuthe sekuhamba iskhathi kwafika yena u Sars ezobasayinisa I acknowledgement of debt labhubha Nami ngaSinda ngokuthithiza Bengifihlela..Ojobe.
Mmm ayikho into ezosisiza ukuthi nje si vote out Phala Phala
U Sars ngiwazi kahle nga submit ama return bathi ngikolota 700 ngahlala anganganaka babuya se ku 7000 ifine ngisayikhokha namanje
Ayy noSars urong manje nemoto awuyikhokheli iminyaka engaka.Kodwa bhuti uma usuqedile ukukhokha lemali bazokubuyisela imali uma beyibambe kakhulu imal yakho
I must pay mine 😩😩😩
Ithini yona I commissioner yaka Sars ngalento? Ngoba it's clear crime,, ithini I ombudsman ne high court
😂😂usazobanjwa ke dear mina badonsa 2000 every month uma wayidla nje rest usazoyikhokha😅😅😅
Mmm cha kunzim
Mina mfwethu angidlanga mali ngabizwa nje kwaSARS Kwathiwa ngikweleta R52 000 ngabona sengibanjela R4800 emholweni wam.Ngafona yathi intombanane mina nga applayela isinxaphezelo sokuthi ngalahlekelwa ibhizinisi esingango 3million into engingayazi .
Siyayazi leyomali bayitamuza abantu,igazi lami langitshela
Yayintshotshiwe le mali isizalaniswa kunina ubugebengu bumi ngezinyawo
Lapho umuntu amenzela I share upholile la ekhona. Yisfundo lesi. Ozwayo aqaphele
Mhhhh kwaze kwanzima but mangibala lemali kade aqeda ukuyikhokha sekungaphezu kuka R200.000💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭😭😭
Inkinga isikhathi ayithatha ngaso
@@UbukaOnline 😭😭😭😭😭😭kwaze kwanzima uzomelwa inhliziyo
Ngake ngayibona beyenza lento,bavele babeke sengathi basiza wena bese bethatha u30%.
Naye kodwa lohulumeni kaSARS unonya.
Ngeke ngizicebe kodwa
Bhuti wam ngicela ukubuza kubhuti hayi kabi uqiniseke kangakanani ukuthi u sars
Leyomali iyathatheka bona bazikhokhela nge frovidend fund mawunayo abancengi
Beyenziwa lento , ngamasela .
Kodwa isfundo yisona lesi , steal R50 000 and pay back R200 000 .
😂😂😂
Ayi kunzima emzansi
Mmmm kunzima ubugebengu kuyakhula badla 🤔
Beyenziwa yibomahlalela
Ikhona lento bafethu 😭😭
Bt u SARS akavele ezdonsele nje....uyena owaziba ama calls n emails aka sars
Cha kunzima kulelizwe 💔
Bakwethu isenzeka lento namanje mina khona engimaziyo kwamanje osayilindile lemali.
Baningi labantu ebenza lento befaka abantu ezikolotini ngaleminyaka ayikhuluma ngayo ubhuti
Sicela nisitshele bo nitholakalaphi kanjani
Kodwa nathi black people siyazithanda izinto singena kulezinkinga ngenxa yokuthanda imali
Hhayi bo ,labantu babeka sengathi basiza wena ngemali oyikweletwa uSARS.
Aybo nam lemali ngke ngayi claim 💔😭
Tjoo Shuthi zisazokhala ke nakuwe
😂 zizomkhalela naye
@@lindokuhlegugulethumtakaba882 manje usinekani
@@lindokuhlegugulethumtakaba882 manje usinekani
Sisazobanjwa nawe😢😢😢
Izikhothane ezenza lento futhi ziyakwazi ukusicima iskweletu ubhuti wahlakanishelwa ilomuntu owayemenzele iclaim wayenawo ama login details beseyidla yena lomuntu eceleni lobhuti engazi
Mmm ison esingak
Ngab sengamtholapj