Ubhunga ngomengameli umhlangano weNEC yeANC

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 11 вер 2024
  • Okhulumenla iANC kuzwelonke uPule Mabe uqinisekise abezindaba ukuthi iqembu elibusayo lizolusingatha ngempumelelo udaba oluthinta umbiko ovela ekomidini lika Section 89 ebeliphenya ngeqhaza likamengameli uRamaphosa ngesigameko sokuphanga esenzeke epulazini lakhe iPhala Phala. UMabe uthi umengameli uRamaphosa bekumele ashenxe ukuze amanye amalungu eqembu azokwazi ukuphawula ngokukhululeka, wathi lena yinto engaqali ukwenzeka, yenzeka kunoma ngabe ubani.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba kuSocial Media.

КОМЕНТАРІ • 1