Sawbona Pastor cela ukubuza if uphupha useskoleni uthi ma ungena eclassini ubizwe ngabo mem bakho bakuphe amahugs lapho they are full of love and all smiles kusho ukuthini?
Ukuphupha useskolweni kodwa ngifake iuniform ehlukile kuneyabanye sise clasini kodwa it was like ngilinde umngani from another class...sise high school i think grade 11 kodwa im with people bengifunda nabo eprimary and others from highschool... It was like i was visiting a friend silinde iafterschool kodwa i never saw the friend..i was so confused when i woke up .....wearing uniform from another school
Sawbona Baba Cela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha nge Flag Nguphuphe ngilifaka kwenye indawo engingayazi bekuyi flag lase South Africa And belilikhulu kuze kwaqhamuka umuntu obezongisiza engingamazi
Amen kutshoni ukuphupha useskolo ubhala I maths lezo maths zakhona beku ngo x 1to 30 ngabhala ngapasa
Amen mkhulu ukuphupha insingizi or ngududu emnyama ebomvu ne black an white kuchazani
1. *Uma uphupha insingizi;* wuphawu oluhle uma uyibona; lusho ukuthi ungalindela impilo enhle futhi ende, nenhlanhla enkulu nokuzuza ingcebo.
2. Futhi *Uma uphupha insingizi;* wuphawu oluhle uma uyibona; lusho ukuthi ungaqala uzilungiselele ukuthola inzuzo nokwenza imali engalindelekile.
3. Futhi *Uma uphupha insingizi;* wuphawu oluhle uma uyibona; lusho ukuthi lindela izindaba ezimbi nesifo kwabanye ikakhulukazi uma wethukile.
4. *Uma uphupha insingizi;* wuphawu olubi uma ingena ekhaya; lusho ukuthi kumele usukume uthole usizo lekuVimba ukufa, ingozi, ukugula, nomshophi ongase unehlele ningazelele.
5. Futhi *Uma uphupha insingizi;* wuphawu olubi uma ingena ekhaya; Iusho ukuthi izizalwa zomuzi zibika ukuthi ningasapholisi amaseko ngoba izimbangi zimi kabi ngemithi.
6. *Uma uphupha insingizi;* wuphawu olubi uma ikhala; lusho inkulumo nodaba olubi ozoluzwa futhi kungenzeka kukhona okuzokwenzeka imvamisa okubi nokungalindelekile.
7. *Uma uphupha insingizi;* wuphawu oluhle uma indiza; lusho lindlela ukufika kwenhlanhla nesibusiso nempumelelo enkulu engenqandeke.
Sawubona Pastor , bengisa cela ukubuza Lana ukuthi kusho ukuthini uhamba ulandela umuntu wesimame oyisangoma gcineni wangibuka ngabingelela wathula ngase ngibona sengathi sentabeni namatshe
Sawbona Pastor, bengisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha uma kade kunetha kunezikhukhula amanzi lawo asuke encolile ekhukhula abantu,kubengathi lento wena uyibuka ezindabeni kodwa uzithole usukuyona leyondawo kusenjalo lawomanzi eze ngesivinini kuwena kodwa angakuguguli abanye kodwa bayemuka
Sawubona Pastor, ngcela ukubuza. Ukuphupha usesikoleni ubhala izibalo
Sawubona Pastor , bengicela ukubuza Lana ukuphupha usesi koleni kodwa kubungazwa ohlakaniphile kunami okungu mngani wami kuthe maqede sahamba besibathathu siqhoke mfaniswano wesikole singathi sidukile oyedwa wakhomba indlela Mele sambe kuyona leyondawo ibino Mvula kwase koyedwa wethu wangena phakathi waminza ngabe baba kuncazani
Ncela ukubuza ukpupha uya iskweleeni
Celukubuza Pastor ukuphupha iskole esisedude kwekhaya sisha
Ukuphupha ufake umfaniswano wesikole usekoleni uhleli phansi ufunda nabafundi engcwele ekilasini ujabulile uthisha efundisa.
Ukuphupha kuthiwa buyela eskoleni kusho kutheni 😢
Sawubona Pastor ngicela ukubuza ma uphupha unyuka intaba ngithola kunamanzi kodwa sengathi kuyakhelwe. Kunamanzi sengathi yidami ngapha ecaleni ngibona impophoma ma ngithi ngiyangena emanzini lawa akurowundi ngibone lithing ebomvu phansi emanzini ngaphaphama ngethuka
I also had a very same dream weeks ago kodwa mina emanzini ngabona salukazi silele phakathi with ikhandlela livutha
Angibingele Pastor ngicela ukbuza kuchaza ukthini ukuphupha kungena imvula endlini amathonsi alokhu eknetha
Ngcel ukubuza mawphupha useskoleni kodwa njalo kubengathi awuwbhalile umsebenzi weskole noma uphupha ufika sekulater sekungeniwe eskoleni
Sawubona mfundsi mina ngiphuphe ngisesikolweni kodwa ngisemabangeni aphezulu, kepha kufike lapho sekuchamuka ibhasi inabatu sicale kubhikisha. Sibaleke sebasidubula ngobe bekade singamacembu amabili ngibaleke ngiyongena ekhaya kwa malume
amen 🙏
kubonga mina,
INkosi inezele kuwe konke okuhle nokufisayo.
Ukuphupha u late eskolwenii
Sawubona Mkhulu, cela ukubuza ngiphuphe ngixoshwa esikoleni Bheki Cele
Nami ngiphuphe ngixoshwa esikoleni,nabanye sesimi ngase gatin silinde ukuthi sivulelwe ngoba bese sixoshiwe 😢😢
Sacela ukubuza Baba ukuphupha ufunda
Ngiphuphe banikeza abantwana umphumela mine ngangawtholi ngabe kushoni
Sbonge
kubonga mina.
INkosi ikwenzele okuhle.
Hi mfundi ngaphupha ngifunda ngiya eskoleni kwaphoseka ubhakha emfuleni walahleka ngaphinde ngaphupha izolo ngifunda ngalahlekelwa ubhakha kanti ngiwushiye endlini kodwa sengimdala ukuthi ngingafunda kodwa ngithuswa ukuthi ngalahlekelwa ubhakha njalo
Sawubona Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha ugwaze umuntu washona bese uyaboshwa
Ngiphe ngihamba ngebhasi nabantwana besikole abaningi
Mina ngiphuphe ngiya kobhala kodwa ngcine ngbambezeleka ngibalate ngcine ngigqoka
Sawbona Pastor cela ukubuza if uphupha useskoleni uthi ma ungena eclassini ubizwe ngabo mem bakho bakuphe amahugs lapho they are full of love and all smiles kusho ukuthini?
1. *Uma uphupha usesikoleni;* wuphawu oluhle uma wangiwa; lusho ukuthi izidalwa zakho zijabulile ngawe futhi konke kuhamba kahle phakathi nezidalwa zakho.
2. Futhi *Uma uphupha usesikoleni;* wuphawu oluhle uma wangiwa; lusho ukuthi uma kade usanda kulungisa imimoya yakho izidalwa zakho zikwamukele.
3. *Uma uphupha usesikoleni;* wuphawu oluhle uma wangiwa; lusho ukuthi Izidalwa zeneme kakhulu ngesinqumo osanda kusithatha sokwamukela nokulandela ubizo.
4. *Uma uphupha usesikoleni;* wuphawu oluhle uma wangiwa; lusho ukuthi uma kungukuthi idlozi liyazithwasisela kuwe futhi ulandela imigudu eliyibekile lineme kakhulu ngawe.
5. Futhi *Uma uphupha usesikoleni;* wuphawu oluhle kwesinye isikhathi uma wangiwa; lungasho ukuthi lindela induduzo, injabulo nentokomalo ezofika kokwenzayo.
Pastor ngcela ukubuza ukuphupha umnumzane wasemanzini athi kuwe tshela umndeni wakho ukuthi yena ubonakala kanjan uma asemanzini
Sawbona baba ngicela ubuza uma uphupha une shop
Mkhulu mina ngihlezi nguphupha iskole ngiyobhala itest zokuphela konyaka kodwa angifunda for leyo test
Cela ukubuza Uma uphupha niphelezela usisi wakho okade ashona kukhona nezingane ezigqoke mfaniswano wesikole kuyimi engiziholayo kodwa besisekhaya lakagogo endaweni sesathutha kuyo sesehleli sizothile kwaqhamuka ingane yangicela uswidi obufihliwe ibikhala kodwa sengoknika,yajabula
Ukuphupha useskolweni kodwa ngifake iuniform ehlukile kuneyabanye sise clasini kodwa it was like ngilinde umngani from another class...sise high school i think grade 11 kodwa im with people bengifunda nabo eprimary and others from highschool... It was like i was visiting a friend silinde iafterschool kodwa i never saw the friend..i was so confused when i woke up .....wearing uniform from another school
Mphathi sawubona ngicela incazelo ngelami mina ngihlezi ngisiphupha isikole kodwa kulokhu ngiphuphe ngilwa noThisha nhloko sibanga ukuba uye wa spraye umuthi obunobungozi inxabano isuke isukelapho ngaba umuntu udubayo
Sawbona Baba
Cela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha nge Flag
Nguphuphe ngilifaka kwenye indawo engingayazi bekuyi flag lase South Africa
And belilikhulu kuze kwaqhamuka umuntu obezongisiza engingamazi
Ngiphuphe ngise skoleni kodwa ngiloku ngifeyila ama test
Please check this video
it might be helpful.
Filename
Ukuphupha ufeyila
Video link
ua-cam.com/video/v4uDenpL828/v-deo.html
Unjan mfundisi ukuphupha iAfrican chewing gum kutsho belivuthiwe eyi 2
Ukuphupha u late eskoleni?
Ukuphupha utjani, amanzi, izihlahla, amatje, nemali nesikole ngobusuku bunye?
Molo poster ngcela ukbuza ngphuphe ngyakhona nyobhala eskoleni kodwa ngcine ngibambezela kwaze kwasahaya ikh askhathi ngingakahambi
Sawubona kusho ukuthini ukuphupha useclassni ubhala i exam oshuyibhalile?
Sawubona mfundsi mina ngiphuphe ngisesikolweni kodwa ngisemabangeni aphezulu, kepha kufike lapho sekuchamuka ibhasi inabatu sicale kubhikisha. Sibaleke sebasidubula ngobe bekade singamacembu amabili ngibaleke ngiyongena ekhaya kwa malume
Sawubona kusho ukuthini ukuphupha useclassni ubhala i exam oshuyibhalile?
Sawubona kusho ukuthini ukuphupha useclassni ubhala i exam oshuyibhalile?