Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Siyabonga pastor
Asibonge
Amen mina ngiphuphe ngenz uroti ngathuma ingane amaqanda yabuya naw 7 amakhulu
Sawubona pastor Weningi ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha iqanda lenyoka
Pastor weningi ulusito kakhulu ekungisiten kungihlatiyela emaphupha Simakadze akubusise Amen
thank you,UNkulunkulu akwenzele okuhle kodwa.
Thanks pastor Wening you, just easily answered mine
Siyathobeka;uphile ngane yakwethu.
Kushoni Pastor ukuphupha uthatha amaqanda uwabulalela ebhodweni
Sawubona Xolani cela ukubuza ..kusho ukuthini ukuphupha ukhipha amaqanda ngaphansi komhlabathi amakhulu like e ostrich.
Ukuphupha amaqanda enkukhu emaningi egcekeni
Sawbona pastor kusho ukuthin ukuphupha impangele ifukamela amaqanda kodwa amanye isuke siwachamisele
Sawibona Pastor cela ukubuza muthengelwa amaqanda uthole ukuthi abolile qonke kusho ukuthini.Umama ungithengele amaqanda awu30 abolile wonke
Ngiyabonga mfundisi 🙏🏻🙏🏻
be blessed
Kuchaza ukuthin pastor ukuphupha unensila
1. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma kungukuthi ungcolile; lusho kumele uphenduke ngoba awukho msulwa futhi unecala nesono esibi ongakasilahli.UJeremiya 2:22 “Ngokuba noma ugeza ngesoda, usebenzise insipho eningi, ibala lecala lakho lisekhona phambi kwami,” isho iNkosi uJehova.2. Futhi *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma kungukuthi ungcolile; ngokwesintu lusho ukuthi kumele uthole ukwelashwa nogezwa ngoba ungcoliswe yizigadlo zabathakathi ezikubangela isinyama, isigcwagcwa noma isidima.3. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu oluhle uma ugeza ukungcolile; lusho isinyathelo sakho sokuphenduka, ukulahla izono, nokuhlukana nemikhuba emibi nokwamukela insindiso.EkaJakobe 1:21 Ngakho-ke lahlani konke ukungcola nokubi okweqile, ningenise emiphefumulweni yenu ngokuzigqaja izwi elinamandla okunisindisa, litshalwe khona.4. Futhi *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu oluhle uma ugeza ukungcolile; lusho ukuthi ulindela ushintsho oluhle nolungcono oluzokwenzeka empilweni.5. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma ulikholwa ungcolile; lusho ukuthi awukaphenduki ngokugcwele, futhi usenza izono nemikhuba emibi.Jeremiya 23:11 “Ngokuba umprofethi nompristi bangcolile; Nasendlini yami ngifumene ububi babo,” usho uJehova.6. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma omunye engcolile; lusho ukuthi kumele umqaphele ngoba kungenzeka unenhliziyo embi.NgokukaJohane 13:11 Ngokuba ubemazi lowo omkhaphelayo; ngenxa yalokhu Wathi: “Anihlanzekile nonke.”7. Futhi *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma omunye engcolile; lungasho ukuthi kumele umkhulekise ukuze ezophenduka ngoba usabanjwa yizono kepha e.IzAga 30:12 Kukhona umuntu othi uhlanzekile emehlweni akhe, kodwa ongagezwanga ekungcoleni kwakhe.8. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma omunye engcolile; ngokwesintu lungabuye lusho ukuthi lomuntu udinga usizo lokungezwa nokuhlanjululwa amathunzi, isinyama, isigcwagcwa, nezichitho ezimkhungethe.
@@NufliqOnline engabe kungaba yini
Ukuphupha uthenga amaqanda amaningi
Sawubona ukuphupha amaqanda amaningi achamiselwe I kukhuluma engcekeni kusho ukuthini
Xa uphupha uwadla eluhlaza uze uphalaze
Makwande Pastor 👏👏👏
Thanks, Ngane yakwethu.Stay blessed
Sawbona pastor ngicel ukbuza ukuth uma uphupha udla amaqanda akhlaza kusho ukthini
Nokuthula baba,nami ngiphuphe amaqanda amaningi,ngafona ngabuza wangichazela kwacaca bha ngyabonga
Ok, siyabonga Noks, Uphile futhi uphumelele kokwenzayo
Ngiphendulekile Koda nokuhala Njalo uzophupha uwadla
Sawubona Pastor weningi ngicela ukubuza uma uphupha umunti ephula amaqanda itray yonke 30 kungaba kuchazani mfundisi.
Morning pastar weningi kulephupho elihlala libuyanjalo kimi ngiyabe ngiphupha ngibona imbuzi
Igama lenkosi malibongwe mfundisi. Ngiphakama nokubonga🙏🙏🙏
thank you, ngane yakwethu
Ngiphuphe ngephula amaqanda phakathi kuphuma phakathi kuphuma amaqanda anamachwane kodwa angakakulungeli ukuphuma
Baba thank you for always explaining dreams to me 🙌🏾👏🏾you always help a lot 👏🏾Thokoza
You are so welcome,INkosi ikulonde njalo
Kuchazani ukuphupha amaqanda alamabala amhlophe lamnyama
Enkosi Pastor
Baie Dankie, Spho.INkosi ikubusise.
Molo Pastor maphupha usidla iqanda nesoka chazani
amen pastor cela ungichazele leliphupho ngiphuphe inkanyamba idlala esibhakabhakeni inkulu lokhu okungukuthi wonke umuntu ubeyibona manje kube ngathi ibingumlilo umzimba wonke manje ivele yandiza ngasekhaya lapho ngicashe ekhoneni lendlu ngiyakhuleka yadlula lapho isandi sayo siza siwumlilo kodwa oyinyoka manje ithe isihambile kubekhona umuntu othi yazi nibenenhlanhla kwenye indawo ifike yathatha ingane yandiza nayo
I hope you're satisfied with the response.INkosi ikulonde, njalo ngane yakwethu.
Ngyabingelela xolani ngiphuphe maqanda ahlangenene elimhlophe nelijwayelekile kube but beboyiliwe but ehlangane like mawele
Sanibon Ngicel ukubuza ukuphupha amaqand endawonye kodwa kuwe olodwa phansi
Uma uphuphavamaqanda echamsele kodwa amatshwele awaphili
SiyaBonga Khehla wangicacisela kwelami iPhupho engivuke ngalo namuhla ekuseni
I qanda lenciniba e Liboiliwe no jeqe ,umkuluwa ezidla
Pastor kuchazani ukuphupha amaqanda achoboke ishell lingaphikile lisavaleleki kulokhu okumghlophe likhombisa ukuthi lineyork ewu2 phakathi ngalinye
Why uthanda uthethela phantsi kanti🙄
Sbonge kakhulu kwande🙌🫶🙏
You're welcome, INkosi ikwenzele okuhle kodwa
Ngiyabingelela Paster ngilalele kahle koda awufikanga kwelami iphupho ngeqanda😀😀mina Xolani ngiphuphe ngigcobe lona iqanda selize lomela kumina umzimba wonke ngase ngabona sengiligeza futhi, kungabe kuchazani lokhu Mfundisi🙏🙏
*Uma uphupha ugcoba noma chelwa ngamaqanda;* wuphawu olusho ukuthi uzothola ingcebo engabazekayo noma uzothola ingcebe ngendlela engajwayelekile.*Uma uphupha ugcoba ngamaqanda;* wuphawu olungasho ukuthi uzokwenza inzuzo, noma uzothola ingcebo, ukuchuma, impumelelo nothando ngendlela engalindelekile.*Uma uphupha ugcoba ngamaqanda;* wuphawu olungabuye luchaze inhlanhla, nemizamo yakho yokwenza izinguquko ezinhle empilweni yakho.Futhi *Uma uphupha ugcoba noma chelwa ngamaqanda;* wuphawu kwesinye isikhathi olusho ukuthi kunesdingo sokuthi uzigeze noma uzihlambulule ukuze kusuke isinyama, isigcwagcwa, amathunzi, noma imimoya emibi ephazamisa isimo senhlanhla yakho.
Mfundisi ngicela ukubuza ngiphuphe iqanda. Elimhlophe elilodwa lihlezi eduze kwenkukhu efile engathi ibulawe yiqhwa kule weather ebibanda inkukhu ibifrizile ifile
Hello pasta kusho ukuthini ukuphipha amaqanda uwatjwele bese uhlangana nabantu bekuphulela wona baphule ayi 7 amanye ngasala nawo
Hlw njani cela kubuta kutsi kushoni kuphupha utfola amacandza eggs langu Seven esingangeni den uwatsatse ngeJabulo nawufika ekhaya utsi uyawaphohloto ufuna kuwatfosa ukhandze ematjwele
Baba uma uwaphuphile nje amaqanda kphela?
Hi pastor kuthetha ukuthini xa uphupha nichola amaqanda nibathathu nohlulelane ngawo bese kusala amabili
Uma uphupha uwaphula ngenhloso okuwapheka and kwelilodwa phakathi liphuma abamaningi?
Sawubona postor, uma uphupha udla iqanda lingavuthwanga kuchazani?
Good evening Pastor, ingabe kuchazani I phupho lapho ngabona ijuba liqeda ukubekela ama qanda awu 4 thereafter landiza. Thanks.... Phillip Msomi
Ngicela ukubuz ukuthi kushoni ukuphupha udla amaqanda akuhlaza?
Pastor cela ukubuza chazani ukuphupha uhamb emanzi?
Mhlonishwa. Kusho ukuthini ukuphupha umuntu omaziyo wesifazane eku boilele iqanda elikhulu kangange pumpkin(ithanda) kodwa ngithe uma sengilidla kwaphuma amanye,amancane aphuma la phakathi kuleli elikhulu.
Molo xolani.Mina ngiphuphe inja ingena olwadle yashona phansi.
If uwaphupha uwapheka amaqanda kuchazan
But we did speak about boiled eggs, in this very same video. second, third and fourth explanation. kusho ukuthi impendulo ingase kuqaleni.
Ngiyabonga , mina ngiphuphe emabili waphuka woyi 2 ephulwa yingane ngase ngiyakwata ngiyi thethisa ngizama nokuwa cosha . Ingabe kuchazani ?
Nami ngiyabingelela mfundisi.ngiyabonga ingcazelo ngephupho leqanda. Kengibuze lapha baba ukuphupha ukhulekela/uthandazela amaqanda khona kutshoni?
Ngiphuphe ngiphethe Amaqanda 2 trays kodwa I tray yokuqala amanye awela emanzini ngoba bengindlula emanzini ngiwaphethe. Please help Pastor
Hi pastor I've been listening to you but I don't understand when you say ukuchamuselelwe kweqanda I'm Xhosa
😢ncese ukungenelela but bengibona kuryt ukuba ngisize. Ukuuchamisela means hatching 🐣
Kushoni kuphupha licandza Lehla emoyeni lifike lifa ekhaya lakho
Ukhulumela phansi awuzwakali, khulumela phezulu njengendoda
Ok, ngizophakamisa,Sibonge, ngane yakwethui.
Kusho Ukuthini Uma ngizophupha amaqanda amabili ngiwe phula ngesibomuNgiphinde ngiwa fry
Sawubona Pastor. I'm from Eswatini. Ngicela kubuta kushoni kuphupha ubona emacandza lamhlophe alenga esihlahleni njengema fruits amanengi lamanye aphasi phasi. Ngiyabonga Pastor
*Uma uphupha amaqanda amaningi futhi elenga esihlahleni;* wuphawu oluhle kakhulu lindela ukuba nomndeni omkhulu, ukuchuma, nempumelelo engalindelekile ezofika ungazelele.
@@NufliqOnline Amen Pastor ngibonge kakhulu 🙏May the good Lord continue to bless you abundantly
Unjan pastor, kuchaza ukthini ukphupha uphihliz amaqanda amabil futhi amaningi awaphihlikangaNgiyobonga ukphendulwa
Aw Nami ngiphuphe kanjalo nje amaqanda amaningi amanye anosize omncane ngathi awenyon bt colour yawo yilejwayelekile we nkukhu ngathath elilodwa ngaliphihliza phansi kodwa langaphihlika
unjan pastor weningi sbonge. mina ngaphupha a golden egg kunekewu/ idada. ngaphaphama ngsalcosha
*Uma uphupha iqanda liphuma idada;* wuphawu oluhle olusho ukuthi lindela umvuzo omuhle wokubekezela nokusebenza kwakho ngokuzinikela.*Uma uphupha ubona amadada;* wuphawu oluhle olungaso ukuchuma nempumelelo ikakhulukazi uma engakuhlaseli.*Uma uphupha amadada amnyama;* wuphawu olubi olusho ukuhlangabezana nebhadi, ukudumala, ukudangala nezindaba ezimbi empilweni.Futhi *Uma uphupha amadada amnyama;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi olusho ukuthi kumele uqaphele ngoba kunomuntu noma abantu abakwenza inhlekisa, futhi abazokuhalambalaza baphinde bakudumaze.*Uma uphupha amadada amhlophe;* wuphawu oluhle olusho inhlanhla, inhlalakahle, nokuthi uzokwazi ukunqoba izinkinga ozohlangana nazo.*Uma ungowesifazane uphupha isidleke sedada;* wuphawu oluhle kakhulu olungasho ukuthi uzokuba nomuzi ofudumele, nomyeni oqotho ozokulale aphinde akweseke ikakhulukazi uma uzethwele.*Uma uphupha idada lasekhaya;* wuphawu oluhle olusho kunesidingo sokuthi unakekela umndeni wakho uphinde ubenesikhathi nawo.*Uma uphupha amaHansi amhlophe;* wuphawu oluhle lwenhlakanipho, injabulo, nokuthembeka kanye nokuthi lindela ukuba nenhlanhla nezinguquko ezinhle empilweni.
Mfundisi Cela ukubuta kutsi uma uphupha bakunika icanda batsi wagubhele bese uyakhuluma usho lokufunako….bese uyalivalela??
Thokoza Mkhulu ay uyichaze kahle mina kade ngiwathosa ngenza ibreakfast 🍳
Siyabonga pastor
Asibonge
Amen mina ngiphuphe ngenz uroti ngathuma ingane amaqanda yabuya naw 7 amakhulu
Sawubona pastor Weningi ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha iqanda lenyoka
Pastor weningi ulusito kakhulu ekungisiten kungihlatiyela emaphupha Simakadze akubusise Amen
thank you,
UNkulunkulu akwenzele okuhle kodwa.
Thanks pastor Wening you, just easily answered mine
Siyathobeka;
uphile ngane yakwethu.
Kushoni Pastor ukuphupha uthatha amaqanda uwabulalela ebhodweni
Sawubona Xolani cela ukubuza ..kusho ukuthini ukuphupha ukhipha amaqanda ngaphansi komhlabathi amakhulu like e ostrich.
Ukuphupha amaqanda enkukhu emaningi egcekeni
Sawbona pastor kusho ukuthin ukuphupha impangele ifukamela amaqanda kodwa amanye isuke siwachamisele
Sawibona Pastor cela ukubuza muthengelwa amaqanda uthole ukuthi abolile qonke kusho ukuthini.Umama ungithengele amaqanda awu30 abolile wonke
Ngiyabonga mfundisi 🙏🏻🙏🏻
be blessed
Kuchaza ukuthin pastor ukuphupha unensila
1. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma kungukuthi ungcolile; lusho kumele uphenduke ngoba awukho msulwa futhi unecala nesono esibi ongakasilahli.
UJeremiya 2:22 “Ngokuba noma ugeza ngesoda, usebenzise insipho eningi, ibala lecala lakho lisekhona phambi kwami,” isho iNkosi uJehova.
2. Futhi *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma kungukuthi ungcolile; ngokwesintu lusho ukuthi kumele uthole ukwelashwa nogezwa ngoba ungcoliswe yizigadlo zabathakathi ezikubangela isinyama, isigcwagcwa noma isidima.
3. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu oluhle uma ugeza ukungcolile; lusho isinyathelo sakho sokuphenduka, ukulahla izono, nokuhlukana nemikhuba emibi nokwamukela insindiso.
EkaJakobe 1:21 Ngakho-ke lahlani konke ukungcola nokubi okweqile, ningenise emiphefumulweni yenu ngokuzigqaja izwi elinamandla okunisindisa, litshalwe khona.
4. Futhi *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu oluhle uma ugeza ukungcolile; lusho ukuthi ulindela ushintsho oluhle nolungcono oluzokwenzeka empilweni.
5. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma ulikholwa ungcolile; lusho ukuthi awukaphenduki ngokugcwele, futhi usenza izono nemikhuba emibi.
Jeremiya 23:11 “Ngokuba umprofethi nompristi bangcolile; Nasendlini yami ngifumene ububi babo,” usho uJehova.
6. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma omunye engcolile; lusho ukuthi kumele umqaphele ngoba kungenzeka unenhliziyo embi.
NgokukaJohane 13:11 Ngokuba ubemazi lowo omkhaphelayo; ngenxa yalokhu Wathi: “Anihlanzekile nonke.”
7. Futhi *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma omunye engcolile; lungasho ukuthi kumele umkhulekise ukuze ezophenduka ngoba usabanjwa yizono kepha e.
IzAga 30:12 Kukhona umuntu othi uhlanzekile emehlweni akhe, kodwa ongagezwanga ekungcoleni kwakhe.
8. *Uma uphupha ngokungcola;* wuphawu olubi uma omunye engcolile; ngokwesintu lungabuye lusho ukuthi lomuntu udinga usizo lokungezwa nokuhlanjululwa amathunzi, isinyama, isigcwagcwa, nezichitho ezimkhungethe.
@@NufliqOnline engabe kungaba yini
Ukuphupha uthenga amaqanda amaningi
Sawubona ukuphupha amaqanda amaningi achamiselwe I kukhuluma engcekeni kusho ukuthini
Xa uphupha uwadla eluhlaza uze uphalaze
Makwande Pastor 👏👏👏
Thanks, Ngane yakwethu.
Stay blessed
Sawbona pastor ngicel ukbuza ukuth uma uphupha udla amaqanda akhlaza kusho ukthini
Nokuthula baba,nami ngiphuphe amaqanda amaningi,ngafona ngabuza wangichazela kwacaca bha ngyabonga
Ok, siyabonga Noks,
Uphile futhi uphumelele kokwenzayo
Ngiphendulekile Koda nokuhala Njalo uzophupha uwadla
Sawubona Pastor weningi ngicela ukubuza uma uphupha umunti ephula amaqanda itray yonke 30 kungaba kuchazani mfundisi.
Morning pastar weningi kulephupho elihlala libuyanjalo kimi ngiyabe ngiphupha ngibona imbuzi
Igama lenkosi malibongwe mfundisi. Ngiphakama nokubonga🙏🙏🙏
thank you, ngane yakwethu
Ngiphuphe ngephula amaqanda phakathi kuphuma phakathi kuphuma amaqanda anamachwane kodwa angakakulungeli ukuphuma
Baba thank you for always explaining dreams to me 🙌🏾👏🏾you always help a lot 👏🏾Thokoza
You are so welcome,
INkosi ikulonde njalo
Kuchazani ukuphupha amaqanda alamabala amhlophe lamnyama
Enkosi Pastor
Baie Dankie, Spho.
INkosi ikubusise.
Molo Pastor maphupha usidla iqanda nesoka chazani
amen pastor cela ungichazele leliphupho ngiphuphe inkanyamba idlala esibhakabhakeni inkulu lokhu okungukuthi wonke umuntu ubeyibona manje kube ngathi ibingumlilo umzimba wonke manje ivele yandiza ngasekhaya lapho ngicashe ekhoneni lendlu ngiyakhuleka yadlula lapho isandi sayo siza siwumlilo kodwa oyinyoka manje ithe isihambile kubekhona umuntu othi yazi nibenenhlanhla kwenye indawo ifike yathatha ingane yandiza nayo
I hope you're satisfied with the response.
INkosi ikulonde, njalo ngane yakwethu.
Ngyabingelela xolani ngiphuphe maqanda ahlangenene elimhlophe nelijwayelekile kube but beboyiliwe but ehlangane like mawele
Sanibon
Ngicel ukubuza ukuphupha amaqand endawonye kodwa kuwe olodwa phansi
Uma uphuphavamaqanda echamsele kodwa amatshwele awaphili
SiyaBonga Khehla wangicacisela kwelami iPhupho engivuke ngalo namuhla ekuseni
I qanda lenciniba e Liboiliwe no jeqe ,umkuluwa ezidla
Pastor kuchazani ukuphupha amaqanda achoboke ishell lingaphikile lisavaleleki kulokhu okumghlophe likhombisa ukuthi lineyork ewu2 phakathi ngalinye
Why uthanda uthethela phantsi kanti🙄
Sbonge kakhulu kwande🙌🫶🙏
You're welcome,
INkosi ikwenzele okuhle kodwa
Ngiyabingelela Paster ngilalele kahle koda awufikanga kwelami iphupho ngeqanda😀😀mina Xolani ngiphuphe ngigcobe lona iqanda selize lomela kumina umzimba wonke ngase ngabona sengiligeza futhi, kungabe kuchazani lokhu Mfundisi🙏🙏
*Uma uphupha ugcoba noma chelwa ngamaqanda;* wuphawu olusho ukuthi uzothola ingcebo engabazekayo noma uzothola ingcebe ngendlela engajwayelekile.
*Uma uphupha ugcoba ngamaqanda;* wuphawu olungasho ukuthi uzokwenza inzuzo, noma uzothola ingcebo, ukuchuma, impumelelo nothando ngendlela engalindelekile.
*Uma uphupha ugcoba ngamaqanda;* wuphawu olungabuye luchaze inhlanhla, nemizamo yakho yokwenza izinguquko ezinhle empilweni yakho.
Futhi *Uma uphupha ugcoba noma chelwa ngamaqanda;* wuphawu kwesinye isikhathi olusho ukuthi kunesdingo sokuthi uzigeze noma uzihlambulule ukuze kusuke isinyama, isigcwagcwa, amathunzi, noma imimoya emibi ephazamisa isimo senhlanhla yakho.
Mfundisi ngicela ukubuza ngiphuphe iqanda. Elimhlophe elilodwa lihlezi eduze kwenkukhu efile engathi ibulawe yiqhwa kule weather ebibanda inkukhu ibifrizile ifile
Hello pasta kusho ukuthini ukuphipha amaqanda uwatjwele bese uhlangana nabantu bekuphulela wona baphule ayi 7 amanye ngasala nawo
Hlw njani cela kubuta kutsi kushoni kuphupha utfola amacandza eggs langu Seven esingangeni den uwatsatse ngeJabulo nawufika ekhaya utsi uyawaphohloto ufuna kuwatfosa ukhandze ematjwele
Baba uma uwaphuphile nje amaqanda kphela?
Hi pastor kuthetha ukuthini xa uphupha nichola amaqanda nibathathu nohlulelane ngawo bese kusala amabili
Uma uphupha uwaphula ngenhloso okuwapheka and kwelilodwa phakathi liphuma abamaningi?
Sawubona postor, uma uphupha udla iqanda lingavuthwanga kuchazani?
Good evening Pastor, ingabe kuchazani I phupho lapho ngabona ijuba liqeda ukubekela ama qanda awu 4 thereafter landiza. Thanks.... Phillip Msomi
Ngicela ukubuz ukuthi kushoni ukuphupha udla amaqanda akuhlaza?
Pastor cela ukubuza chazani ukuphupha uhamb emanzi?
Mhlonishwa. Kusho ukuthini ukuphupha umuntu omaziyo wesifazane eku boilele iqanda elikhulu kangange pumpkin(ithanda) kodwa ngithe uma sengilidla kwaphuma amanye,amancane aphuma la phakathi kuleli elikhulu.
Molo xolani.Mina ngiphuphe inja ingena olwadle yashona phansi.
If uwaphupha uwapheka amaqanda kuchazan
But we did speak about boiled eggs, in this very same video. second, third and fourth explanation. kusho ukuthi impendulo ingase kuqaleni.
Ngiyabonga , mina ngiphuphe emabili waphuka woyi 2 ephulwa yingane ngase ngiyakwata ngiyi thethisa ngizama nokuwa cosha . Ingabe kuchazani ?
Nami ngiyabingelela mfundisi.ngiyabonga ingcazelo ngephupho leqanda. Kengibuze lapha baba ukuphupha ukhulekela/uthandazela amaqanda khona kutshoni?
Ngiphuphe ngiphethe Amaqanda 2 trays kodwa I tray yokuqala amanye awela emanzini ngoba bengindlula emanzini ngiwaphethe. Please help Pastor
Hi pastor I've been listening to you but I don't understand when you say ukuchamuselelwe kweqanda I'm Xhosa
😢ncese ukungenelela but bengibona kuryt ukuba ngisize. Ukuuchamisela means hatching 🐣
Kushoni kuphupha licandza Lehla emoyeni lifike lifa ekhaya lakho
Ukhulumela phansi awuzwakali, khulumela phezulu njengendoda
Ok, ngizophakamisa,
Sibonge, ngane yakwethui.
Kusho Ukuthini Uma ngizophupha amaqanda amabili ngiwe phula ngesibomu
Ngiphinde ngiwa fry
Sawubona Pastor. I'm from Eswatini. Ngicela kubuta kushoni kuphupha ubona emacandza lamhlophe alenga esihlahleni njengema fruits amanengi lamanye aphasi phasi. Ngiyabonga Pastor
*Uma uphupha amaqanda amaningi futhi elenga esihlahleni;* wuphawu oluhle kakhulu lindela ukuba nomndeni omkhulu, ukuchuma, nempumelelo engalindelekile ezofika ungazelele.
@@NufliqOnline Amen Pastor ngibonge kakhulu 🙏May the good Lord continue to bless you abundantly
Unjan pastor, kuchaza ukthini ukphupha uphihliz amaqanda amabil futhi amaningi awaphihlikanga
Ngiyobonga ukphendulwa
Aw Nami ngiphuphe kanjalo nje amaqanda amaningi amanye anosize omncane ngathi awenyon bt colour yawo yilejwayelekile we nkukhu ngathath elilodwa ngaliphihliza phansi kodwa langaphihlika
unjan pastor weningi sbonge. mina ngaphupha a golden egg kunekewu/ idada. ngaphaphama ngsalcosha
*Uma uphupha iqanda liphuma idada;* wuphawu oluhle olusho ukuthi lindela umvuzo omuhle wokubekezela nokusebenza kwakho ngokuzinikela.
*Uma uphupha ubona amadada;* wuphawu oluhle olungaso ukuchuma nempumelelo ikakhulukazi uma engakuhlaseli.
*Uma uphupha amadada amnyama;* wuphawu olubi olusho ukuhlangabezana nebhadi, ukudumala, ukudangala nezindaba ezimbi empilweni.
Futhi *Uma uphupha amadada amnyama;* wuphawu olubi kwesinye isikhathi olusho ukuthi kumele uqaphele ngoba kunomuntu noma abantu abakwenza inhlekisa, futhi abazokuhalambalaza baphinde bakudumaze.
*Uma uphupha amadada amhlophe;* wuphawu oluhle olusho inhlanhla, inhlalakahle, nokuthi uzokwazi ukunqoba izinkinga ozohlangana nazo.
*Uma ungowesifazane uphupha isidleke sedada;* wuphawu oluhle kakhulu olungasho ukuthi uzokuba nomuzi ofudumele, nomyeni oqotho ozokulale aphinde akweseke ikakhulukazi uma uzethwele.
*Uma uphupha idada lasekhaya;* wuphawu oluhle olusho kunesidingo sokuthi unakekela umndeni wakho uphinde ubenesikhathi nawo.
*Uma uphupha amaHansi amhlophe;* wuphawu oluhle lwenhlakanipho, injabulo, nokuthembeka kanye nokuthi lindela ukuba nenhlanhla nezinguquko ezinhle empilweni.
Mfundisi
Cela ukubuta kutsi uma uphupha bakunika icanda batsi wagubhele bese uyakhuluma usho lokufunako….bese uyalivalela??
Thokoza Mkhulu ay uyichaze kahle mina kade ngiwathosa ngenza ibreakfast 🍳