Wangibhanqa nobaba ongizalayo, ngoba ethi iBlesser | LOVE BACK | S1-EP40

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 24 жов 2024
  • Register Link: ebpartners.cli...
    USE Promo code: BLAQ50
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #loveback #uthando #love

КОМЕНТАРІ • 459

  • @mholinkosi1891
    @mholinkosi1891 4 дні тому +21

    Ay uzamile stufuza kodwa ubhedekakhulu losisi nami bengzonqaba wee😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @VumaniMyende
    @VumaniMyende 4 дні тому +57

    Dankie uyinkunzi ngeke phela ulale nobaba uphinde ufune mina uwrong cc wabantu

  • @BuhlebendaloMbhele-xp6kg
    @BuhlebendaloMbhele-xp6kg 4 дні тому +61

    Pride yam asoze ingivumele ukuthi ngincenge indoda ngizocela amalove back never beyisa kabi laba nobubi ngathi bahlafuna izono ngamane ngimelwe yinhliziyo kunokuncenga umkhoco soze yingakho ngisingle ingoba angidakwa futhi angidakelwa

    • @sindyshabalala1882
      @sindyshabalala1882 4 дні тому +1

      Umkhoco oe😂😂😂

    • @BuhlebendaloMbhele-xp6kg
      @BuhlebendaloMbhele-xp6kg 4 дні тому +1

      @@sindyshabalala1882 uyawazi umkhonyovu oe🤣🤣🤣🤣🤣ave bezongithuka uzobezwa

    • @sindyshabalala1882
      @sindyshabalala1882 4 дні тому

      ​@@BuhlebendaloMbhele-xp6kg waze wangiqeda oe aibo 😂😂😂

    • @EmihleMthabela
      @EmihleMthabela 4 дні тому +1

      We Buble oe Mina I comment yakho hleze ngyazi ukt eyakho.Uma nje ngiyfunda ngyasho ukt u Buhle ke Lo.Ngendlela ongihlekisa ngayo,hai uyisbhedi oe😂😂😂😂😂

    • @BuhlebendaloMbhele-xp6kg
      @BuhlebendaloMbhele-xp6kg 4 дні тому

      @@EmihleMthabela ngiyabonga oe ukuthi nj ngikwazi ukukuhlekisa auuu mina oe akaze ngasa ekhanda nasekhaya bayazi ngiyazigulela mn🤣🤣🤣🤣

  • @ThandoShozi-e6z
    @ThandoShozi-e6z 4 дні тому +6

    Thr way she's touching her hair ayy ubufebe kwalokho nje Good decision my brother

  • @fezile7353
    @fezile7353 4 дні тому +42

    “Uzosiququda sonke ekhaya”🤣🤣🤣🤣

    • @ThabsileMzimela
      @ThabsileMzimela 4 дні тому +2

      Igundane uyaququda😅😅

    • @NokuthulaSibanda-xj8fj
      @NokuthulaSibanda-xj8fj 4 дні тому +1

      😂😂😂

    • @SakhileMaphanga
      @SakhileMaphanga 4 дні тому +1

      😂😂😂😂😂

    • @saintmsimango8526
      @saintmsimango8526 4 дні тому

      iyanghlekisa leyo🤣🤣🤣 iVempire leli, iparasite

    • @bongekilekhanyile1523
      @bongekilekhanyile1523 3 дні тому +1

      Waze wamuhle ke MaShezi ngathi ubhuti angakuxolela bandla nibuyelane,akekho umuntu ongalenzi iphutha kulomhlaba,ngiyabonga Stufuza ngokumela abantu besfazane cc

  • @MariaNgomane
    @MariaNgomane 4 дні тому +12

    Buti I love you you are theee man. Good decision thums up ❤🎉❤

  • @Mthokozisimkhonza-k8p
    @Mthokozisimkhonza-k8p 4 дні тому +18

    100% bafo good decision 💪

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 4 дні тому

      Kodwa nobhuti naye ubhedile ukuthi akhonze izinkamba zikaFaro,for 5month ,ubhuti angimuzwa Kahle,ngeke akushintshe ngoba ukufice unjena,usisi bekufanele enzenjani? ,imali akamniki,habo madoda kahleni ngamatshe

  • @joemushawembirimi
    @joemushawembirimi 4 дні тому +12

    A cheater will always a cheater hamba nkunzi

    • @khanyisomtolo7810
      @khanyisomtolo7810 2 дні тому

      Ahambe aye kuphi??? Aye kusathane omusha endaweni yalo asemazi.

  • @MoshoeshoeBoitumelo
    @MoshoeshoeBoitumelo 4 дні тому +8

    My brother im with you big up

  • @ThobileMazwide
    @ThobileMazwide 3 дні тому +8

    Cha kwalo cc nje uyisfetshana noma ekhuluma nje wee bhuti baleka

  • @SiboMabuza-wd1hk
    @SiboMabuza-wd1hk 4 дні тому +12

    😕Mmm, unesibindzi sekufuna i love back. Soon uyobe afuna love back ku daddy.

  • @BongiweMdlalose-vl5qk
    @BongiweMdlalose-vl5qk 4 дні тому +8

    Waze wamuhle stufuza uyacwebezela cc wethu😊♥️love u

  • @Squngesihle
    @Squngesihle 3 дні тому +8

    Kanti kungani amantombazane angayozama umsebenzi ahlale efuna imali ebafanen aze asebenzise nezinqa aicha mantombazane niyanyanyisa ngiyintombazane impela kodwa ngizimele nje

    • @ItumelengRadebe-g1z
      @ItumelengRadebe-g1z 3 дні тому +1

      But cc why u baba we boy friend yakho phoo

    • @ItumelengRadebe-g1z
      @ItumelengRadebe-g1z 3 дні тому +2

      Why vele ?

    • @Squngesihle
      @Squngesihle 3 дні тому

      @ItumelengRadebe-g1z I'm still confused we Itu..cha ayanyanyisa thina saz kondliwa abafaz abashadile yingakho saba independent safunda ukuzimela so singeke sincenge amadoda tyoooo amantombazane🚮🚮

    • @khanyisomtolo7810
      @khanyisomtolo7810 2 дні тому

      Alukho uthando eSouth Africa uma uyindoda ungenayo inkece. We love according to our financial means.

    • @khanyisomtolo7810
      @khanyisomtolo7810 2 дні тому

      ​@@ItumelengRadebe-g1z yinhlanhla leyo.

  • @MakhosazaneWinnieNdwalane
    @MakhosazaneWinnieNdwalane 4 дні тому +22

    Akamuhle umka Ndlela kaSompisi webantu ungathi unento yakhe emkhothayo❤️🥰❤️🥰❤️🥰🥰💃🏾💃🏾💃🏾🎉🌹

  • @GoitseoneMothatego
    @GoitseoneMothatego 4 дні тому +6

    Ubhudi u right ngoba maa engakubuyisa lishade lizobizana kanjani lo babazala obvious kalisahloniphani vele akusela author sechithekile amanzi lakho echithekela emhlabathini

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 4 дні тому +12

    Wena mfana yekela lesisifebe asilungile sibhejwa ubaba wakho uzombiza kanjan ubaba wakho azokulungisela izinto zekhaya asake wabhebha umkam na?

  • @djmekzathesilentone3184
    @djmekzathesilentone3184 4 дні тому +12

    I support the Guy 100% he must leave her alone woman must understand n get it through their thick skull ukuthi thina abantu besilisa siyabhebha asibhejwa awukwazi ukubuyela kumuntu wakho usuwazi kahle ukuthi ubejwa enye indoda ini ezomvimba ukuthi asiphinde leso senzo coz it's clear ukuthi akeneliseki.

    • @MalifuRoselinahMaleka
      @MalifuRoselinahMaleka 4 дні тому

      Ukulingeka nento o yenzile Mbali akufani, wena you did what you did because of ubufebe nje,ngoku thanda imali

    • @SlindokuhleMtshali-w1i
      @SlindokuhleMtshali-w1i 2 дні тому

      Akubona ubufebe if ungamnaki umuntu wesifazane attention fundani ukuth uzothola lana azojabula khona...Stufuza ukhulume kahle lana...She didn't know ukuth bekuwuBaba wakhe

  • @stephenpooe
    @stephenpooe 4 дні тому +8

    Isbeletho is not an investment 😅😅😅

  • @NtsoakiCele-mh8th
    @NtsoakiCele-mh8th 3 дні тому +4

    Ngiyakuthanda Stufuza, I wish you all the best in life nomndeni wakho sswam.

  • @KagisoKodibona
    @KagisoKodibona 4 дні тому +11

    People cheat but They don't want to be cheated on 🤔, What goes around comes back around Guys 🤔

    • @thembisikhosana892
      @thembisikhosana892 4 дні тому

      Yazin 😂

    • @Sandilenhlapho93Cornelias
      @Sandilenhlapho93Cornelias 4 дні тому

      It's true what goes around comes around poeps🎉🎉🎉🎉🎉

    • @Sandilenhlapho93Cornelias
      @Sandilenhlapho93Cornelias 4 дні тому

      Ya muhle impela kodwa kombali nilindeleni

    • @MandisaHazel-nn2oe
      @MandisaHazel-nn2oe 4 дні тому +3

      Yes, but how can you forgive someone who slept with your own father, Your blood . What will stop them to continue dating when the guy is not around

    • @EdnaSwart-m7g
      @EdnaSwart-m7g 4 дні тому

      So true thats what happened to my childs father He cheated left me now the new lady's cheating on him Thats karma😮😮

  • @duduphewa-cele8123
    @duduphewa-cele8123 4 дні тому +5

    Ndodana baleka,shiya,wenze konke,ayiziphathi kahle lentombazane iyadayisa.😂😂😂Yes,"uzoniququda nonke ekhaya"Njengomamezala ngingayijaha ngemvubu😂😂😂😂

  • @NontandoSpeyitana
    @NontandoSpeyitana 4 дні тому +10

    Yhoooo hay ngekhe nkosiyam nenza kakhulu

  • @ThandiSelokela
    @ThandiSelokela 4 дні тому +4

    Niyabona njengoba ngingumzulu abangani bami abatswana bahlezi bekhuluma ukuthi amazulu banemizimba emihle,umuhle stufuza se ntombi❤

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane 4 дні тому +2

    Ulobolelwa ngubaba kanti uyazilobolela yena ubaba uyophinde uthembe bani uma ungeke uthembe uyihlo abafowenu uzobayeka yooo hI ngeke wawungayi ngani kubo mfana uyocelela ingane izinto uyaxoka uyisifebe yooo hai bo makabize uyise amazing uba badla sityeni since hai nxaaa soze sibe namolokazana hai akahlukanang futhi ngeke ahlukanehai imbi lihlazo lamanyala eli phindela kuyise.

  • @HitekaniCandy
    @HitekaniCandy 4 дні тому +4

    Nazo mbali💐for king ginger

  • @wandi2925
    @wandi2925 3 дні тому +3

    Angeke kusalunga, whether you are the mother of my child or not. Inzima leyokuganga khona la kwi family especially nobaba ongizalayo!

  • @ImeldaNgcobo
    @ImeldaNgcobo 4 дні тому +6

    Good Makhathini uzoniqeda egcekeni umakoti

  • @stephenpooe
    @stephenpooe 4 дні тому +9

    So women are our kids also

  • @NombuleloPhakathi
    @NombuleloPhakathi 4 дні тому +7

    Iyoooh ombali phuma yisifebe she belong to the street

  • @Vivimluleki
    @Vivimluleki 4 дні тому +2

    Hay ngizwa kwayi voice yakhe USISI loluhlobo ngiyalwazi alikwazi nje ukuziphatha kahle SHIYA BAFO SHIYA PHANSI

  • @NoluthandoMaziyana-u8h
    @NoluthandoMaziyana-u8h 2 дні тому +1

    Yabona uma uke waganga no Baba, ubhuti or umngani. Ayikho into engalunga lapho cc xolisa inhliziyo yakho uzomthola omunye. Nami ndingowesifazane kodwa bekungeke kusalunga weMbali.

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq 4 дні тому +9

    Uqinisile bafo ngeke ngilethele ubaba umfazi ekhaya

  • @PromiseNkosi-of4oy
    @PromiseNkosi-of4oy 4 дні тому +2

    Waze wayibeka kahle stufuza🎉asidayisi xem❤

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 4 дні тому +3

    Sinjena ke thina eBulwer sineqiniso,wasimela Stufuza,soze waphinde uthole intombi enhle kanje, umuhle mntanami uzomthola owakho

  • @thembiprudence4858
    @thembiprudence4858 День тому

    🤞🤞🤞🤞🤞 stufuza yiqiniso lelo...wathula kumuntu othandana wangasambuzi lutho......useyedwa.....kuhle Uma usamkhuza usabonisa.....what ever ukhulume... Wathula noma sekwenzeka noma yini....

  • @yolokaziyalezo
    @yolokaziyalezo 4 дні тому +9

    Yoo yoo hayi ubolile ubaba wakhona

  • @SimphiweMlungwana
    @SimphiweMlungwana 4 дні тому +4

    Ai mbali ubaba wakhe pho ai nami ngiwusfiso bengeke ngisakhona shym

  • @hlengiwemakhathini1669
    @hlengiwemakhathini1669 16 годин тому

    Yazi lo cc njengoba ehleli phansi ekhuluma uyincwadi engyifundayo nje...angazi noma wathathwa yibala yini lomfana...kodwa akuye umuntu wesifazane ongamethemba...hai ngeke...😢😢😢😢😢

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 4 дні тому +2

    Durban Central here Nice episodes 🎉🎉

  • @NomveloGombela
    @NomveloGombela 4 дні тому +3

    Windoda mfana awukho teketeke ✊💪💪

  • @NombusoMbatha-b4w
    @NombusoMbatha-b4w 4 дні тому +6

    Kukokonke uyise pho😮

  • @HazelMbatha-s6r
    @HazelMbatha-s6r 4 дні тому +2

    Kodwa Stufuza uhleko lakho 😂😂 yabo make wathi ipheeeee ngvele nghleke kanyenawe❤❤❤❤

  • @siphesihlengubane5987
    @siphesihlengubane5987 День тому

    Sometimes we push ladies to where they don't deserve to be... just forgive her but then only if possible.

  • @nkululekomdlalose6302
    @nkululekomdlalose6302 4 дні тому +7

    🎉 first comment

  • @justicengobeni2602
    @justicengobeni2602 4 дні тому +5

    Hisifebelesii

    • @Manelimbongwa
      @Manelimbongwa 3 дні тому +1

      Ngisho ekhuluma uya blasher uyambona nje ukuthi umlingi lo cc

  • @lulugordon2854
    @lulugordon2854 3 дні тому

    Aww nawe gal,,, eish uyicabange kahle yokuthi wawuyolala be blesser cz ufuna imali. Awuhlukile nomqwayizi othemgisa ngomzimba. Baleka mfana , uyakubhedela lo

  • @buyibuyi6706
    @buyibuyi6706 4 дні тому +22

    Wawumdayisela finish

  • @nocawejamani2309
    @nocawejamani2309 4 дні тому +9

    OMbali , wawufunani kuMbali

  • @LindyMakhoba
    @LindyMakhoba 4 дні тому +3

    Mina nje ngihamba nohleko luka Stufuza,iheeeeeeee😂

  • @sharoonlungilehlatshwayo9598
    @sharoonlungilehlatshwayo9598 4 дні тому

    Its how the lady brushes her hair for me guyzini...😂

  • @thabisilenxumalo3793
    @thabisilenxumalo3793 4 дні тому +8

    Umhlaba uyaphela😢

    • @EdnaSwart-m7g
      @EdnaSwart-m7g 4 дні тому

      🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️

  • @PhakamaSityoshwana-f6o
    @PhakamaSityoshwana-f6o День тому

    Yhooooo cc Cc awunantloni ntombi wena nizokubuyelana Kajani umazi umzimba ka baba wakhe hayi bhunti Unga umi lo ❤ back ayifunayo

  • @bonganidube-yu2rd
    @bonganidube-yu2rd 4 дні тому +6

    Yibhadi lelo 😢

  • @SimangelePhakathi
    @SimangelePhakathi 4 дні тому +1

    Umuhle cc Stufuza ngyalthanda hlelo lwakho❤

  • @muchmuleya9651
    @muchmuleya9651 4 дні тому +1

    Iyooooh uyotemba bani emhlabeni imikuba ,kuzani imihlolo ,nini umama ucele indodana imsheve,mamezala uthathela indodana makoti,mngani uthatha intombi yemngani, abadliw eziqeni kuzani bo kiyawonakala

  • @solomonlukhele1438
    @solomonlukhele1438 4 дні тому +6

    What was the reason of my sister to tell her boy friend that she slept with his father,
    Was it being faithful or what, there are things not necessary to talk about and are unforgivable to people. This was uncalled for Stufuza for the sister to tell her boy friend about his father. If she says it was a mistake

    • @ThatoMabusela
      @ThatoMabusela 4 дні тому +1

      She was supposed to cut ties with the father for good ,problem she love nice things this lady yet she is not working. Old man haaai she lv money.

    • @nomusalushaba8216
      @nomusalushaba8216 4 дні тому +2

      Ukhona obesembambile ngalomjolo nobaba qha

    • @GrandCentralPlace
      @GrandCentralPlace 4 дні тому

      Kodwa naye ubhuti ubhedile ukuthi ukhonze izinkamba zikaFaro ,uphike ngokuthi wakufica unjena ngeke akushintshe,for 5 month ungamniki imali,

  • @NormanbongumusaMswazi
    @NormanbongumusaMswazi 3 дні тому

    Iyoooh hhayi ngeke u Baba pho ongizalayo hhayi angivumi 😮😮😮

  • @ntuthukokhoza8844
    @ntuthukokhoza8844 4 дні тому +1

    Ukudayisa ngomzimba mawuzosebenzisa umzimba wakho ukuze uthole imali, usisi kmele ayofuna umsebenzi imali ayikho emadodeni nawo amadoda awanayo imali siythola kanzima imali

    • @buyisiwenzima5639
      @buyisiwenzima5639 3 дні тому +1

      True imali itholakala emsebenzini not emadodeni

    • @SlindokuhleMtshali-w1i
      @SlindokuhleMtshali-w1i 2 дні тому

      Besides money but loCc it's clear nje ukuth she wasn't happy at all in these 6 months ubhuti ezoFocus etshwaleni...You guys must understand ukuth umuntu wesifazane needs attention...If uzohamba ungabuyi than what results are you expecting in us vele? Hhay No uCc naye had to get attention from another person it's just that she didn't know that it was his father thou...Once kwa Lack attention siyaqoma nje one tym Hhay ngoba sifeba sithola into esingayitholi kulaba esibalindele ukuth basinike

  • @ZamukwandaZungu
    @ZamukwandaZungu 4 дні тому +2

    Bhuti Uma muntu sumzalisile unakekelwa yindodayakhe mfwethu kunjalo nje kwazulu

  • @Romeofive
    @Romeofive 4 дні тому +2

    Saba u mbali

  • @SebenzileButhelezi-y7c
    @SebenzileButhelezi-y7c День тому

    Sthufuza 😊Awunawo Mona uyancomana ❤

  • @TrustSithole-ce3sc
    @TrustSithole-ce3sc 3 дні тому

    Women's born for money not for love 💯

  • @SiyabongaJele-p4m
    @SiyabongaJele-p4m 4 дні тому +9

    Knt stufuzah sisawulindile upart 2 womngan abuye abe yi Stepfather

  • @ShadrackZwane-f8h
    @ShadrackZwane-f8h 4 дні тому +2

    Amanyala lawo we Mfowam Siyeke isfebee esilala noyise wakho

  • @NomceboCornelia
    @NomceboCornelia День тому

    Ngaze ngasithandake is izulu sabhuti....
    Esakephi

  • @SamuelAbel-yi8qw
    @SamuelAbel-yi8qw 4 дні тому

    Ooh!! Forgive her,, she was honest to you

  • @NkuleMemela
    @NkuleMemela 4 дні тому +2

    Ngeke ngiyqede lendaba njengoba lo CC ekhuluma ngaty upopayi njeee

  • @SthuleNdlovu-dj3yw
    @SthuleNdlovu-dj3yw 4 дні тому +1

    Ezinye izinto ufa nazo ayivezwa nje nhlobo into enje huh😮

  • @tysonmbanjwa1778
    @tysonmbanjwa1778 4 дні тому

    Ayi sister live that boy alone you're very beautiful uzomthola oncology kunaye

  • @hlungwanelawrencekulane9017
    @hlungwanelawrencekulane9017 3 дні тому

    Now is your step mother boy...as long you don't give her money she'll hurt you.

  • @FikelephiShabane
    @FikelephiShabane 4 дні тому +1

    Uyisholani indab kababa musamthanda ubhut ,bekmele ucele love bac kphela hai izinto eziningi hai nani

  • @MazwiNtolo-gw3vz
    @MazwiNtolo-gw3vz 4 дні тому +1

    Naye lo baba ukhohlakele mhlawumbe wambamba ngomuthi futhi akayithandi indodana yakhe😮

  • @vumaninkosi9849
    @vumaninkosi9849 4 дні тому +1

    Akekho umuntu weslisa ongavuma lama nyala😂

  • @MakaziweGcume
    @MakaziweGcume 4 дні тому +2

    Yhooooooo kwakhala Nyoni Ni KwaZulu

  • @ThokozaniMkubukeli
    @ThokozaniMkubukeli 4 дні тому

    Ave nishesha uku comment ngingeka buki othi ngihlale phansi ngibuke😙😙😙

  • @zamasomhlaba9633
    @zamasomhlaba9633 4 дні тому

    Ndiyaku thanda stufuza awunawo mona uyancoma nje umntu xa emhle kuwe🎉🎉❤

  • @saintmsimango8526
    @saintmsimango8526 4 дні тому

    Siyabonga Nkunzi

  • @LiyabonaMshengu
    @LiyabonaMshengu 3 дні тому +1

    Naloku ebrasha inwele kuyangiphazamisa bo

  • @MakhosazaneWinnieNdwalane
    @MakhosazaneWinnieNdwalane 4 дні тому +3

    Kodwa ubumtshelelani ukuthi walala nobabakhe ❤❤

  • @clintonmathe6854
    @clintonmathe6854 4 дні тому

    Wakhuluma kahle namhlanje u Stufuuuh, "Ayikho I owner ye relationship"

  • @MusaMlangeni-vg7zs
    @MusaMlangeni-vg7zs 3 дні тому

    Siyabonga stufuza❤

  • @BuhleNogwanya-tn9bj
    @BuhleNogwanya-tn9bj 4 дні тому

    The fact that her name is mbail, i was not shocked about what she did

  • @PilileMabhengwana-ol6xs
    @PilileMabhengwana-ol6xs 4 дні тому +2

    Nywenywe amaxhosa kusenguMxhosa nalondindwa kanomoko

  • @BKMO-m2f
    @BKMO-m2f 4 дні тому +3

    Nibafunan obaba bethu kodwa hayibo

  • @philamaphanga7502
    @philamaphanga7502 4 дні тому

    Hahahahaha hey uStufuza owabonile ama flames 🔥 kula labour ward 😂😂😂clearly it was her 1st child.....😂

    • @BlaqlifeTV
      @BlaqlifeTV  3 дні тому

      No Bekuyingane yesbili Bhuti

  • @ColeniusMtshali
    @ColeniusMtshali 3 дні тому

    Aw bengi ngeke ngisabuyelana nalo muntu esebhebhise uBaba weeeee

  • @DuduMarthaManganyi
    @DuduMarthaManganyi 4 дні тому +1

    Kanti cc wena uyivezelani lefihlo ngoba vele le phara belingasondli

  • @Ntandoyenkosi-w8b
    @Ntandoyenkosi-w8b 4 дні тому +4

    Uyadayisa sfebe ungumahosha nje straight

    • @samuelmbokazi2318
      @samuelmbokazi2318 4 дні тому +1

      Abalithandi lelo gama kanti yilo elicondile umahosha.

  • @mmabathojeaneth3441
    @mmabathojeaneth3441 4 дні тому

    But she didn't know gore,is the father o boify moss, but anyways u muhle sesi, u zomthola indoda ye e zokhutanda yoo,sesi ur beautiful, after you finish in thi show , you are going found a good man , who's going to love you more,askies sesi😢

  • @ManuelaMurimi
    @ManuelaMurimi 4 дні тому

    Once I hear mbali I knew never trust that name 😅😅😅😅😅

  • @ThobekileNcube-c7v
    @ThobekileNcube-c7v 4 дні тому +5

    Bekungamele uyiveze leyoo ekababa sisi 😢 buka manje

  • @lefangwenya3150
    @lefangwenya3150 2 дні тому

    Eish kwaze kabuhlungu cc wenze phutha eish

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa 4 дні тому +1

    Yekela 😅isfebe siyogana abanye ndodana uzombhuqa hhay ngoba emthanda

  • @sheillasiboli7697
    @sheillasiboli7697 4 дні тому +2

    Stufuza hayi Bantu ubhudi uqodile angitebi ukhuti u Sisi alale lo Baba wami ngimuthade njalo hayibo qabantu

  • @duduphewa-cele8123
    @duduphewa-cele8123 4 дні тому

    Abantu besifazane abafunde ukuzimela baye othandweni ngothando hhayi ngokuyofuna ukondliwa.Niyasiphoxa bantu besifazane abangafuni ukuzimela.Sebenza nawe unezandla.If you decide ukuzalela umuntu ningashadile make provisions ukuthi uzoyondla leyo ngane eyakho,otherwise sebenzisa izinto zokuvimba ukuzala zikhona.You complicate life.Angisho ukuthi amadoda a right but when it comes to having a baby,women have the upper hand,ngizala ngoba ngithanda.

  • @SbusisokhuzwayoElliot
    @SbusisokhuzwayoElliot 4 дні тому +1

    Khohlwani ngeke kusalunga abambe ngoshuni omuhle nkabiyami bayavunana bashiyemanje suqedile qhawe

  • @SiyethembaShezi
    @SiyethembaShezi 4 дні тому +2

    Usuka kuphi neBulwer MaShezi?

  • @lukesibanda8332
    @lukesibanda8332 4 дні тому

    women must learn to apologize unconditionally under these circumstances.

    • @mandlazikhali6420
      @mandlazikhali6420 4 дні тому +1

      True if you are apologizing don't defend yourself or justify your wrong doings

  • @VictoriaManci
    @VictoriaManci 4 дні тому

    Yhooo emhlabeni kunzima makafe lomama ukhohlakele

  • @Ntandoyenkosi-w8b
    @Ntandoyenkosi-w8b 4 дні тому +1

    Alithethwa icala lokujola komfazi