SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngamjova ngomuthi wamagundane udoti wendoda | S1 - EP130
Вставка
- Опубліковано 14 тра 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession - Розваги
Wayekuhlukumeza,umama wath mshiye,wena wanqaba.Usumbulalelani-ke umntwana womuntu mawusukhathele uyena!!😢 Unenhliziyo embi ngoba ubunayo ichoice yokumshiya
Eyy ubulale munt ngath ubulal inja n ucabanga kuth kuzovel kudlul njerh eyy abanye abantu akukh nhliziyo emhlophe la
Ey kunzima bakwethu kanti kunjani emhlabeni🤔
Nje uyajwayela lona
Kodwa cc ngebe wabuyela kini ngabe uyalala ebsuku😢😮
Bottom line is wamshaya ngomandangaphakathi. Naku every ukuthi izintombi wazenza kuthi zingasamthandi.
Wasenziwa yiwo umfana kuthi angafuni anyakaze
Kodwa mtrhinity ogcwele lezigane inkohlakalo engaka bayifunda kuphi ....ngina 55 kodwa angikaze ngacabanga ukubulala umuntu ngisho esengenzeni 🙆 nasekuhluphekeni angikaze ngacabanga ukuthwala ....nasekuhlutshweni yindoda angikaze ngafisa ukuyidlisa weeeee shwele Nkulunkulu wasezulwini kant sazala kanjani
Shwele baba izingane esizizalayo kunokuthi amshiye aze ambulale pho🙆🙆🙆💔💔
wawungayi ngani Kin mthakathi uze uyomubulalela Kubo mele uyohlala ejele ngoba phela lomuntu wayekubo satan
😂😂😂😂mthakathi waze wangiqeda yezwa@@user-ct8dm8rg2l
Awu mdlwembe wengan e waze wawumthakathi kwakumelumshiye Maye ngengane zethu
Wawusumdlisile mthakathi ndini😢😢😢😢
Ai Cha kodwa cc ukubulala kuyi Sono esikhulu ngoba umuntu ungumfanekiso ka Jehovah 🙏
Yes kunjalo
It’s the “ungihambiseleni emhlaneni “for me 😂ude atshintshe voice woooow yaze yagqwirhi intombazana
Kwaze kwalula ukubulala umuntu ezinganeni esizizalayo 😭
Kube wagoduka mmmh" shem lomama ngaze ngamuzwela
Stufuza's approach was excellent. Your highly professional, Ndlangamandlezulu!!!
Kwakuvele kuyimikhuba yona leyo yokuthi niqala nje ukuhlangana seniyajola nize nikipite. Hawu! Ayi, zingane zanamuhla ningamahlazo, you are the disgrace in the nation!
Losisi akazisoli, tone ye voice yakhe says it all
Very true
Besingamazi usathane, kuyacaca ukuthi ungu 'she' not 'he'
@@charlesmonama4514,yebakithi!!!!!
Ungathi nje ubulele ikomishi kazisoli nixi
Nhlobo nje futhi usazobaqeda,futhi Ukuba akapoki ubengeke asho
Kodwa ngoba wayengasenawo amandla okukushaya,nokuthi aqhubeke nokuthanda amantombazane,ngokwami sasingasekho isidingo sokumbulala,ingakho ungenakho ukuphumula.
you are so so evil and you are telling lies by saying you couldn't go you should go to another town killing is another sin you are evil.
Wesembulela ukuthi sescefe uyagula senakekelwa uyena ai kunzima emhlabeni ngavele ngasaba
Eeeh true bakithi,aii...
Iyadina indaba yenikimpito iyahlupha yooooooh bakwethu 😢😢😢amapipi aninhlnyisa nize nibulale abantu nani bafana
I will never kill anyone noma Kunzima kanjani
Never say never
Ayizisoli lentombazane indlela ekhuluma ngayo.....hhawu ngempela ngempela uty athini umama walomfana wavundla kuyena bakithi 😢ukube wagoduka
😂😂😂Kodwa Stufuza uthini if uthi "Kwakuncono ahlale eJele kunokuhlala emathuneni? Kuyahlaliwa yini emathuneni? 😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
Uyahlanya lona😂
Ngayacela sibeneqiniso,if bekuyindoda ngabe nisishumayeza ngegenda base violence and umphefumulo womuntu iyahloninishwa,bheka isihloko 'ngajova idoti wendoda' isiyasilahlekela inhlonipho sizwe esensundu and nokuzisola kusisi akukho
Kubuhlungu...
Exactly lento yeGBV iyachema Uma ifika ebantwini besilisa bcse I remember there was another show isenziwa uLungsta this other guy wayeshaya intombazana wayithathela phezulu indaba yakhona kwaba yindaba yokuthi bazothumela amaphoyisa manje ...I couldn't finish the show bcse I was like baningi Abantu besifazane Lana confessing to be killing their own men kodwa nakanye ngizwa kusithiwa Ivan is waiting for u at the gate ....or maybe ukushaya kukhulu kunokubulala angisazi manje ...kodwa mayiyeke ukukhetha lento yeGBV
Usisi was not suppose to kill this guy. Kodwa yonke lento iqalwe iGBV. Kwakumele ahamba ayekubo.
It's wrong to kill, she supposed to be out of that relationship 😢
Problem sometimes ile yokuthi if usisi uyaku dump as uMjita bese wena ungavumi isuka laphoke indaba
Akulula njengoba uyisho Uma ungakaze ubhekane nalento Ka lo cc
Nxaaaaaaaaaaa letingwadla leti umbulala bewungayi ngani ekhaya kini dimon
Stufuza no Lungtsa niyaydinga i jumping castle kodwa😢 ke niyogxuma nje nikhohlwe ilezinkinga, izinto enizizwayo zizoni traumatiser ngelinye ilanga..
Ufanele ukuboshwa qha
He is ghosting her, that's why she wants to confess
It's not ghosting ,😅 Ghosting is is when someone gives you silent treatment out of nowhere.you meat to say haunting....islungu 😂 asivele sikhulumeni umageba
@@user-ed1tq6xk5z...ey mlume sngisi😂
He is pokeling her😂😂😂😂
Ufuna ukuthi uyamuphokela😂😂
Asisiyeke ngempela ngoba nawe ubhale u-meat wenyama instead of "meant" 😂😂😂
Udoti awuzisoli ukhuluma ngoba ekuhlupha u concerned ngeyakho ifreedom
Silokhu sibabaze njalo kuloluhlelo eyi ziningi izinto emhlabeni
Human blood is very hard. She had many places to go and change numbers than to kill him😮😮😮... this is painful and complicated story
"Aye ezulwini ahlangane noBaba wakhe"😭😭Cha leNtombazane ayiphilile ekhandaaaaa
Ubulala umntu ezigulela unesono ntombazana uyathakatha😢
Mthakathi wamampela
Ewuuu unembeza awukho nokuzisola akukho uxoxa ngathi uspreye amaphela nge doom,ngathi asimpilo yomuntu
okushaye kanye nje uyophinda ak'shaya njalo.impama nje phuma kulelo thando.alukho uthando lwenduku
Kufanele ke ujabule manje phela sewafa
Yoooh sisi wafikelwa usathane wathatha isiqumo esinzima yoooh kunzima ukubulala umuntu wathathela Phezulu sisi akuxoleleki lokhu💔
Sfebe senja!! Kumele uboshwe Doti, wabulala ingane yomfazi😭
Ey 🤔ku rough
Wawubekezelele ini cc kwakumele uhambe cc nawe wacishe wafa
Sawubona we Ma,
Usukumbulala,ngoba uzomdinga,
Hawu abantu besifazane.
Asibonge ❤
😢😢 no comments
Uthini😂
😂😂😂
Awuu kodwa bafo😂😂
Yhu yhu sesi,waze wahumusha amanga angaka ,uqambela amathambo amhlophe.ayi ayi 😢
Its good to confess dear as long ukhululeke
Mmmh kodwa makhi kwakungamele umbulale kwakumele umshiye 💔💔💔
O Noma izikhohlakali vele onomkhuba
Ayi wenza iphutha elikhulu sisi
Umhlaba utshintshile yhooo
Ayko ndaba yakho sis u deserve jele ngoba wawunalo lungelo loku myeka than kuba umbulali
Ukube washaya wabulala locc wayezofihla lomama wayengeke aboshwe lomfana .ngobuyamuvikela kuyimanje uyazi wayemshaya kodwa akaze athi mubophise ibisencane lengane ingenamama ozoyiyala .ngabe waboshiswa ngabe usaphila .Nathi bazali asibe neqoniso singavuni iyngane zethu ngezenzo ezimbi.
UMama wathaka hambe akanga hamba😢😢kantu hlalelu kumbulala
Yoh ay kunzima emhlaben uzumbulale pho😭😭
Wawuzoya kanjani vele emngcwabeni ngoba ngesizulu intombi ayiligcwabi isoka nesoka aliyingcwabi intombi
Mhlamp nogog usayoke eythole icall ekanjen ngomalume owadliswa akha indlu komuny umuzi
Maye ,,, let me listen ,,wayengashiyi ngani
Bakugeze noma bakubophe cc uyabagulela 🤞engingakusho nje ungumthakathi cc wabantu awnanembeza it was ur choice ukuqhubeka uhlale ku abused relationship. No deserve to die like that. Ngabe wambophisa okuncono.
Tjoo akwabi buhlungu emzalini ❣️
Mina nje ayikho into ezongihlanganisa nentombazane useyongixolela uMdali izinja lezi bayasbulala uma ngfuna impahla bakhona omahosha
Sewungaze ubadele aiii kubi langaphandle
Ani niyasibulala nje🥺😰
Good show watching from lebowa kgomo, Limpopo
Eish abantu besimame ngiyabasaba isbindi abanaso 😭😭💔💔💔
Wangamshiyi ngani kunokuthi umbulale
Kazi wacabangani wawuzwe ngobani kona eyokujova umuntu ngomuthi wamagundane
Ngiyakuthanda stufuza ❤
Ukupokela kancane ingathi manje la uhamba khona angaba seduze nawe mgodoyi nomama ka Nhlanhla angakucoleli ufungisa izingane zethu ukubulala doti ndini
Go gal 😅 uyajova wena yhoo sana awudlali
Isifebe sibulala umfana wabantuuuuu
Singababukeli be blaqlife sisi ukhohlakele you deserve to rest in peace too😢
😢😢why kodwa ladies senze so why ukuphi unembeza😢
Yeah neh!
Mina nje angi jaji ngoba ngabe kwabe uyena oyingcina ekybulele
And khona ama relationship angafuni kwaliwa ekuzingele umuntu uthi wena usumyekile
Bathong 😢😢 I was waiting for the part when u say am joking !!! I was auditioning !!! Don't force relationships 💔💔 there is nothing wrong with being single. You should have went home when his mum asked you to.
Yho cc ukubulala umuntu yisono esingachazeki ngisho unkulunkulu akasoze wakuvumela ukuthi ubulale muntu izandla zakho zingcolile mntakwethu emhlabeni nasezulwini kodwa isbindi esingaka sokubulala yaah konakele emhlabeni
Wena usuboshiwe cc
Phakathi ekhulukuthu
Nawe udinga wona umuthi wamagundane cha unzima obhuti Bethu 😢😢
Aw unenhliziyo ,isimilo asikho kuwe awuhambi ngani.Usathane
Hawu sesi umuntu umaekuhlupha hamba ungambulali ngoba manje wenzani isono angeke ulibone izulu usuyaku pokelamanje
Umah akambizele amaphoyisa nje kwaphela
Muuuh yaze yabuhlungu into exoxwayo 😢😢 kodwa kwakufanele umshiye njengoba wayesegula wayengeke esakwenza okubi.
Yaz ngiyasaba ngizele abafana bathathu kumanjenje mangizwa lendaba ngicabanga bona😢
Yeyeni yeyeni🙆🙆cha ukhohlakele xem
Wena sisi kumele uvalelwe phakathi ejele impilo yakho yonke, ukhohlakele unentliziyo yobulala.
Umama kushut wayeysaba ingan yakhe ngoba wety akutshelwe yena makumele ugeze isitsha shut wemhlupha kwayena
Ay Kabi kodwa ungumthakathi Sisi waqala waqhelisa amantombazane kuye ningashadile ngomuthi,wanganela ilokho wambulala,cha ay ...
😂😂kuhlekwa ngisho kufiwe "ngimfakele ushevu aye ezulwini ahlangane nobab wakhe"
Yiphara leli, aliboshwe nje qha...😢
Ingabe bantu besifazane nisithathaphi isibindi sokubulala,hhayi ngiyanesaba
😮2 weeks usuyokipita njalo🙆
Amahlazo nje yiko kungaphelanga kahle
Kodwa umama womfana uzwakala engumuntu ozilungele bandla xua ngabe wawugodukile cc kunokubulala.wawuzocela i proctection order.
Uyampukela ingakho esezokhuluma kanje
And iningilabo likhuluma ngoba selipokelwa
Sfebe senja ubulala umuntu kuyeza nakuwe wangicika ntombazane yooo 😭😭 kube wamane wazidukela nezwe bekazohamba akukhohlwe naye futhi nidlisa amadoda masanilandela niyadinwa
Buying food and airtime is evidence of love.
Akekho ryt locc yaz😢
I am shocked! Even doing nothing shows that one is loved! Where's her pride of achievement
Just imagine
Yoo nertwork ayikho right kulocc iyabamba iyeke😂😂
Usile Wena wawungamshiyi ngani uzeumbulale Pho esevele ezigulela😮
Nomathamsanqa 😢😢😢yoooh akusiyo into kanomubani ukujola 2weeks senihlala Kanye
Akanagqondo lesithuphethu wakewakuzwaphi? 2weeks use mover in😏
Bungagoduki ngaaaani
Mmh ukube wambophisa okungcono😢
Ukube akapoki ubengeke asho, ngabe kungcono ukube uyamklinya kancane kancane aze afe naye...😅
😄😄😄up kuleyondawo
Ay Kwame Kwanzaa othandwen kodwa kwangamele umbulale mtanomuntu
Eish
Haa ukhohlakele ntombazane
Ingase angahlala ekufikela umjita akukinye😢
The lady must go to jail she had no right to kill after all
No comment. High STUFUZA hope you are good as i see you here. We need to pray kubi ezweni akekho ongaboni. In most cases man are literally abusing women's many man they kill women. Women's of power they kill man.but in most cases it's men who always kill women and children. And those man never confess they never feel bad about their dids. It's rare whe women kill man and kid's. I want us before we judge we must consider that those are factors of facts. Two please we must stop swearing people sibadala abanye bethu kwile very important channel syacela bethuna makungathukwa apha. Like imigodoyi izifebe nokunye yehlisa isidima and it's violating our freedom and our rights. We must interact with respect good people. STUFUZA keep it up you're growing enkosie CC. Nhlanhlas mother she's a fearing God too much. Mother's are God trustee however sometimes thet over protective in a manner where by we loose in the process of protection. Because in this storie if she was one of those mother's she was gonna trace the girl away from her home she allowed her son to stay with a girl and also covered him not to be arrested. That i blame her not judging her. She allowed her son to bit another women's daughter and went beyond when the innocent child was killed by the father of the babie because of beating the mother. So now lomntwana wonakala ingqondo akwazanga ukuhlukana nomufi bheka wayecelelwa umama wakhe ukuthi angaboshwa noma intombazane lena ethukwayo abalandeli be BLAQLIFE TV abangakulungele ujuphawula mabezothuka lans kule channel. Ngiyacela kuma comments ethu singathukani bakithi kuyazwela. Inhlamba ayakhi kanti lana kumele sibambisane sisizane sakhane sakhe sakheke sincome laoho kuncomeka khona sigxeke lapho kuncomeka khona. Siduduze lapho ekunesidingo sokuthi dudu. Sikhulisane sixwayisane futhi sizihloniphe sihloniphe BLAQLIFE TV nabasebenzi bayo nabaphathi. Bakwethu loludaba alulula umama kyaveka ukuthi uzilungele ingakho indodana ibingamhloniphi, awukwazi ukwenza ingane yomunye umama umfazi kungacelwanga shlobo kodwa wqmukele indodana yakho ukuthi ihlale nengane yabantu kwakho ikhona ishaywe ukhona wena uvikele eyakho ungayivikela eyomunye umama. Uze uthi ingaboshiswa eyakho ingane kodwa iqhubeke ishaywe lena ongazali kodwa ube uhumzali wesizwe. Ukuohawula kwami kungevusi oselele kobandayo. Kodwa usengavikeleka obhekene nesimo esithi asifane nalesi. Umama kmows ukuthi she could have prevented her son's death and the girl not to kill by gxosharing ugal and gxosharing her son or calling police for her son. But akakwenzanga, so intombazane iyabona ukuthi only if yakhuluma noyise but ke sekonakele. Ngibuhlungu ngomama kwamufi usevele waphelelwa amandla aksakhulumeki. Madoda bafana hlukanani nokuxhaphaza amantombazana ngoba ayabekezela kodwa ma esekhathele ayakubulala aze aye police station ayozibophisa ngoba akekho umuntu othanda ukushaywa. Thank you again BLAQLIFE TV producers and your presenters AMANDLA
Kanti umsebenzi yini lo ongashiywa ungenawo omunye..hayi umuntu uyashiywa nje uhlale ube single .
Awu ukube wagoduka😢😢😢 mmmm waze wayisono umama
If wawu understand wambulalelani pho ngoba kwakufanele uqhubeke understand as usually
Ungumbulali ntombazane udinga ijele
Kodwa ukubulala kurongi ayii uxhwalile wena skhohlakali sentombazane awuuu jeso
Her tone😢😢😢
The witch craft that people come and confess in this show😮😮
Wawufuna ukuziqhubekela uyozikipitela nabanye abafana😢 kaze wawungamyeki ngani😮
Uyiqhalaqhal cc sonk lestory ukuzi defender nje wawungambophis ngani uwumthakath loko moveon awusoz wakubon ngob ungcolile
Ngathi ungaboshwa, bese uyakupokela noma suseJele akunkinye uze ufe mbulali ndin
Ukhohlakele nje ucc, kwakufanele uphume nje kulomuntu wakhiphela inkinga zasekhaya kubo kumfana