SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngidayisa ngobudoda bami ukuze ngiphile | S1 - EP114
Вставка
- Опубліковано 28 кві 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo #confession - Розваги
Am first to comment,ngicela amalikes🎉
🎉🎉😅
🎉🎉🎉🎉💃🙌😂
@@user-bh3kq6yi5rnami ngivumelana nawe lapho😂😂😂👋 but asi like bakwethu sothini
😁😁😁😁 ngivele ngabona I opportunity
Ngiyabonga,amalikes angaka👏👏👏👏👏👏👏🥺🥺🥺🥺🥺
Izimo zempilo ziku faka lawawungazitsheli ukuthi uyongena khona impilo ayinaye champion
Sibulela ukuthi awukhombi bantu ngesibhamu ubakhubaze abanye abadayisi kodwa balandelwa ziinyembezi zokubulala banamathuna ngalishumi .thandaza mfana uthixo uzokuzwa bafoo🙏🙏🙏🙏❤❤❤❤❤
Wayedlala ngawe mayekugqumisa ekuphalazisa akuhlangani ngcono ukugeza ucele uxolo kwabadala
Makeze la e Kapa bafo angenza imali sinontsi ispan la
Enza izincwadi ngayo leyo mali code 14 uzame umsebenzi uyeke usunayo into yokuzama impilo bafo
Good point bafo cos nokuphela kwayo njengomuntu wesizulu.akababongi abaphansi.
@@BonganiNgema-dt3ms injalo bafo kuzomusiza nje
Good advice bhuti ndithanda into ey1 ngani kulama comments anilwanga tuu nobhuti kodwa nimpha ingcebiso❤️❤️🙏
esethu isidoda siyasilahla everyday kanti ngabe umuntu u reach manje🤣🤣🤣🤣
Blaqlife kuyadida
Yazi futhi😂😂😂😂kanti ungenza imali entle futhi
Sekuyisikhathi sokuthi sicebe manje and akubulawamuntu asishonenikhona😢
Kahle kahle bhuti wam uthengisa ooNojubalala? 😳😳😳ixhala lam kazi iinzala akuuyigqibanga na
😂😂😂😂😂😂
Igazi lesilwane, ngeke likusize nhlobo. Kodwa elikaJesu kuphela elinamandla okusiza abantu. Lowomzalwane owakutshela ngokuhlaba inkukhu, ukuyalele indlela ephelela esithubeni. Zihluphe ngokufuna abazana neNkosi uJesu bakhona uzobathola.
Lento Ndodana kufanele nakanjani uyiyeke noma ngabe uthola imali eningi kanjani. Okokuqala lento eyenzeka emzimbeni wakho, lomzimba okulotshiwe ngawo ukuthi uyithempeli likaNkulunkulu. Lento izongenisa amadimoni amaningi kuwena enkanuko. Kumele wazi ukuthi la kusemhlabeni, usathane uzobulala abantu ngezindlela eziningi kakhulu. Nempilo yokuhlupheka nayo iqhamuka kuyena usathane ukuze kuthi uma sekuhlasele ukuhlupheka akwenzise izinto azaziyo ukuthi uNkulunkulu akazithandi. Uma ecasula uNkulunkulu ulwa ngabo abantu ngokubenzisa noma yini ebe azi kahle ukuthi uyena olethe ukuhlupheka emndenini. Nokuthi umndeni wakho usumningi kakhulu ngalento oyenzayo, labantu abazozalwa noma kuphi nabo ngeke bakuthole ukuphumula bazophila kabuhlungu emhlabeni ngoba bayokwandisa abantu abazogqilazwa usathane. Kungaba kuhle uma uyiyeka lento, uvume lesono uphenduke, usishiye phansi ungaphinde ubuyele kuso. INkosi uJesu uyiNkosi egcotshiweyo esindisayo, ezokugeza. Inkinga ukuthi uNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo akahlanganiswa nabanye onkulunkulu. Yingakho usathane engena kalula ezofaka izikhonkwane zokuhlupheka nemndeni yabantu. UNkulunkulu uthi, Abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi. Hamba kubazalwane abayaziyo iNkosi uJesu, bazokusiza Ndodana bakhona. Uma usuwenze lokhu uNkulunkulu uzokusiza uthole umsebenzi okahle. Amen
Kunzima mfethu you sell your soul
Yekela mfethu ukhulile kuJehova uzoku provider
Kuright Loko bhuti awubulalanga muntu futhi awuthwalanga ngamuntu
Aii anisiphe Namba yalendoda syayidiga imali kakhulu
@@philanialpheusmanci396 ya bafo onayolenambar crc
Lenamba
Nami ngiyayi funa please
😂😂
ei bafo nam ngyay'dinga please
Mina Ngibonga Isibindi sakho bhuti Sokuthi ukwazi ukuthi Ugcine ukhulumile ngalento engakunikezi ukuthula nokuphumula,Nanokuthi ugcine uzitshelile ukuthi Ufuna ukuphuma kuyona,Unkulunkulu uzoba nawe Uzokusiza kukhokonke okufisayo Impilo iqhubeke❤❤❤❤❤
At least katshontshi kabulali😂😂😂😂😂uryt wena baba ungayeki
😂😂😂😂😂😂
But what if laba abathengayo badayisela izinyanga ezithwalisayo
Kodwa lento iyafana nesthwalo
P😊⁰@@lungilehlela2832
Unghlekisa meseth that's a good question 😂😂😂😂
I like the fact that the present ask the guests if they were raised by both parents because this enlightens us that not every person who does bad in life was raised by a single parent
NAMI ngifisa ukubambela omama abangakwazi ukuthola iyngane Ed ngasithatha ngasithanda lesiqumo ngimncane am still searching beco already I have 2 of my own 😊
That's nice,you can go to ur nearest hospital for more information
What if isdoda sakhe besithengwa ilaba abathwele, abanika izinyoka zabo? 😢😢
Nami ngicabanga lokho, yikho lokhu eseneynkinga😢😢😢, nayo lento yokuba neyngane umhlaba wonke angabazi, lokhu akusikho kwethu thina ndlu emnyama ngoba senza amasiko😢😢 and mhla ethola izingane kungenzeka zihlangane nalezi ngokubudlelwano bothando😢
Ibukeka engathi ayikho rong kubantu but ku Nkulunkulu ku rong and uNkulunkulu akafuni umuntu ozilalayo nama pone awekho ryt usuke unika usathane indawo ukuba ube yisiqila sakhe usathane
Nsizwa kulula lokhu , hamba uyocela uxolo ethongeni lakho . Yilo elithukuthele ngawe . Uye nakwaShembe uyonikela ucele uxolo
Impendulo ebengifuna ukuyibona ameni mfowethu uqinisile konke kuzolunga udinga inhlambuluko ubhuti qha❤
This is just a good opportunity if I was a man I'd do it too.
Aw kant lendawo ikuphi kmel sishaye lenyanga awusiphe inumber yayo🥺🥺
The fact that kuyona yonke lento you didn't drag anyone or hurt omunye umuntu in the process, l salute you Mina
But what this guy is doing is definitely not wrong, it's a scientific way if helping mothers out there that wanna conceive via IVF
I totally agree
If you believe in amadlozi it's not okay. What if he will never have children again
I also agree with you ngoba akabulali bantwana
..mm@@lungilehlela2832
@@lungilehlela2832mm.
Yeeeey mina ngyawudinga 🤘 loyo msebenzi sacela number ka bhuti
Me too pls send me the number
Nami ngyakucela nje bhuti lenumber
Sawubona we bhudi.
Bayathenga yini abesimami.
Sibonge ❤
God bless
Thank you 💕
Surrogacy bayayenza nje abelungu leyonto kungcono ngoba awdlwenguli muntu
Iheee amadoda bafethu ayamsupporta imost yawo ai izwe lipetukile nkosiyami ukungabibikjo komsebenzi kuyisono ezwen
This guy should continue ngoba akasebenzi
Sonke nje emhlabeni kuthiwa singabandawonye N uyedwa owasidalayo so it not like umithisa izilwane noma amadimoni.uma ekhuluma ngokuthi ungumuntu wesintu ,ingani Abantu bathwele futhi basathwa ngisho nangedlozi Kanti nendlwabu bayayishaya kuthiwani lapho ke.
@@BonganiNgema-dt3ms 100% true... So yabo nje and already uwahambisile ama sperms wakhe and asiza laba abangakwazi ukumithisa so ai... The girlfriend should advise him to continue.....
Akukho okuwrong okwenzayo ngamehlo ethu inkinga ilokungaboni ukuthi usebenzelaphi Koda ama angels akho awayithandi lento
Uzamile bhuti ukubeka isinkwa etafuleni umsebenzi awukho sibonge ngoba akufanga muntu
Lezi namba niyazitengisa na couse we need it they is no job in SA send as the numbers please don't be
Maybe inye yezingane zakho ikwamakhelwane nje awazi kodwa. Waze wasenkingeni mfth. Kodwa akukho okungalungi
Love this show ❤❤❤❤.
Mina ngyesaba what if benza ama ritual ngaso isdoda Sakho abasathembekile Bo Abantu kuningi okuthusayo abakwenzayo
Amantombazane ngokuthandi Mali bazoku buyisela bhuti but I like the way you think and take responsibility of fighting against this demon,
Uzonqoba ❤ uNkulunkulu unawe zikhona ezinye izindlela zokuphila ungapheli Amandla.
Ama confession enziwa la ku BLAQLIFE TV anzima wonke ayikho nje engcono kunenye kunzima emhlabeni🤔👋 boke uzame Prof Godo
I taught I was the only one who noticed they getting heavy to handle
Uvele ukhexe umlomo
In love with this show en i love both presenters
❤❤ayikho into wrong lana baf0 instead usiza other people
Kuwrong edlozini kuyisiqalekiso
Plug us brother 😂😂😂
Imali yi mali akasebenze u brothers😊😊😊😊
Vele sihlobene 90% kulo mhlaba. Izingane zakho ziyajolana ziyashadana ziyatufuzana 😮
Aka ghosty kakhulu 😂😂😂😂@ Mamello our presenter❤❤❤🎉🎉🎉
I'm third🎉🎉🎉
🎉🎉🎊🎊💃💃😅
Pure repentance comes frm Jesus...He is not judgemental.. He forgives us xa sisiya KuYe
Too dangerous he must stop and try something else 😍😍😍
Hawu bakithi sengathi angathola usizo.mina i do understand njengomZulu ukuthi inkinga ikuphi.uPartner has handled lesimo kahle,syabonga🙏
Ngithanda indlela obuzana ngayo sisi ngikuthanda uduu❤
Stufuza ninobuzizisa kulabantu, thus is so deep. Which natioality is having this factory? Etc.
I'm the fourth
Mtanam unayo iNhlanhla ukuty umthandazi akutshele inkinga yakho yesenzo osenzayo kunele uphume kulesimo ngoba sikubangela izinkinga phela wena ungumuntu obhekwe idlozi kubona kuyisinengiso okwenzayo okwesibili awazi bawenzani masebewathathile yingakho ungayiboni nemali.Ngicela isinqumo osirhathile ungaphazanyiswa muntu ngoba ukuxakeka kubhekene nawe.
Wayevele enezinkinga ukuze enze lomsebenzi and emva kokumthembisa ukumsiza akasizakalanga.kahlekahle Uma eyeka uzophila ngani futhi ayikhulise ngani imali.
ngeke aybone ngoba ibuyela kumnikaz wenyoka
Akukho okubi okwenzile bhuti 😊
As long ungabulali bhuti qhubeka,kodwa as abantu abamnyama sinamasiko if absphantsi bakwatile then yiyeke mntase,thanks girlfriend wakho shame akalwi nam ngeke ndilwe nowam umntu🤗❤️
Imalini etholwayo lapho ngiye khona,mina ngingaya kabili ngenyanga.Buza Stufuza imali iyadingengeka
LoMfwethu engathi engangi'directa la eyenziwa khona lento akusiyo impilo le l've lost everything 😢
It’s better than ukuba yinkabi
It's much better lomsebenz kabafo nam ndingawenza noko awukho to bed
ZININGI IZINTO ESIZITHOLA SIZENZA EZAMANYALA EZAFIKA NABELUNGU EZIZOBULALA ISIZWE SAKITHI ESIMNYAMA , INTENGENALO IGAMA LESINTU ELIQONDILE AKUYONA OKUMELE YENZIWE ITHINA BANTU ABAMNYAMA
Yohhh inkinga le oyidalayo, lezingane ezingaka zakho ezizogcwala umhlaba wonke. What if ezinye zize zishadane sezindala ngoba azazani😮😮😮.
Wee Stufuzaa❤❤❤❤❤
Ya stufuza ngiczwà izwi lakho ukhuluma kamnadi end ngiyaluthanda loluhlelo
Weeeee ngi ngakwenza konke uyabona nje into ethinta inzalo yami nabantwana abaphilayo angifune nix, wena nje udlala ngomlilo😢😢😢
At least uyazama empilweni nkosyami. Yikhoke phela ngoba indaba isekutheni izingane zoqomana zodwa zingazan. Ubungozi bulapho otherwse mina ngimshayela ihlombe. Nankake namadlozi ethu okungenzeka ukt awazwani nalento
😮nami sacela UKUDAYISA BOOOOOOOOO AIBO NGINIKENI NOMBOLO PHELA cela ningifaka ngidayise...😂😂😂😂
Yaze yajula ke le engiyizwa namhlanje yebo awubulali muntu kodwa ngibona imali incane kunezinkinga osuke uzifake kuzo😮
Bafo wenza njani kubi isimo nothing wrong ukwandisa abantu
Ohhhhh my child I wish you good luck to your partner but I can feel she's gonna 4give you ,2 me what u doing is not bad bcoz there's no life lost, the only thing you need 2 do is to talk to your God about this problem, anything is possible with Him and God is good all the time my angel, good luck my angel
Sthu , the pillow is all the time there.
Cela ningixhumanisa nalobhuti ngidinga ukwazi lendawo
Man from Port sherpstone are like this very naughty very secretive
I'm also from port shepstone but no plug😢😢
Aaaw ngiyamusaba owadala imali struuu🤭🤭🤭
Mahosha oyindoda
😅😅😅
❤❤❤❤❤❤❤❤
Yekela ukubuza amagama abantu stufuza ungubabuzi ukuthi basukaphi mina sengyambona ukuthi uba lowo ngenxayakho
Cela ningxhumanisa nalo bhuti funa kwaz la dayisa khona
ahw ngyawufisake lomsebenzi
Umfo yasidayisa thina sisifak. Kuma ijazi lomkhwenyana alikho ryt ...
At least uphumele obala neqiniso
Ngiyacabanga ukuthi akuphelelanga kulokho okwenzela khona umfundisi, ngoba kufanele ushelwezelwe edlozini. Okunye okungenza ube ungasizekanga kulomfundisi kungabangelwa yisimo samandla akhe ngoba kungenzeka ukuthi sithunywa sakhe asinaso isabelo sokwenza lowo msebenzi kodwa ngoba imali iyimali sibuye sithi senza konke.
Nami ngingasishaya lesipani
Abantu besimame balala namadoda for imali everyday kushintshashintshana imimoya bebe bazi ukuthi benzela imali so lomjita akalali namuntu futhi akathwele uyazama njengendoda,isidoda silahleka everyday futhi kuyindoda ekhipha nemali manje kulesimo for a change Indoda iyakholhelwa,kunini kwasa amadoda adliwa,ungayeka bafo ngoba usufuna wena kodwa angiboni wonile ngokwami.
Yooh inkinga ngampela ke lena haaa
Kungani ingabekwa ngolwimi oliqhondile ngoba isilungu sikhuluma amgama aqhondile hayyi ngba Nina Bantu ngiyathanda ukuphendukezela izinto ngokungaqhondisi ulwimi kodwa umanikhuluma isilungu nize nintayele ngolwimi lwenu niyazenyeza ngba ukuphukuphuku umuntu kuyamvala akaboni lutho elokhu ethi useyintweni Kanti uyabheda
😮😮
Ey senidla imali yendlwabhu 😂
Ngicela inamba yalomfo, kuyaphuthuma😢
Thola inyanga ikugeze mft
Kodwa nawe ayii cha niyasiphoxa
Awusho ikephi yona lendaw kuyaphuthuma😢
Manje mayesiphoxa wena uzayenzani lendawo oyifunayo ? Or hufunukusiphoxa nawe😂😂
@@princegebashe3508 😅😩Yeyi mina ngfuna imali ukuthi ngithola kanjani akubalulekile lokho
Ngisizeni ningiyaleleni ngfunela umzala
😂😂😂😂 Bathong
🤔😂😂😂😂😂😂😂
Awu Jehovah imali kwaze kwazima💔
Yhooooh kukwaSatana apho😢😏😏😏
Basebenzisana namadimoni xeim😢😢😏😏😏
awu ndabuko, unoliyin onjer osasho
Mvezeni buso thina sumphakathi sozama kumtholela lezingane azipha abantu , sofanisa 😅😅😅
Singasho kunjalo ukuthi akunankinga but kuzomhlupha ekgcineni lezingane ezigcwele umhlaba wonke sithini ngazo,Kona right akabulalanga
Ngeke ngilunge lapho
Bafo kumelwe ugezwe kakhulu ngoba unabantwana abaningi obalahlayo kuze kuthukuthele namadlozi kodwa ngingakuxhumanisa nabantu abangakusiza mfethu Nami ngise port shepston shepston egamalakhe
Lol usebenza ukuchama bafoz🤣🤣🤣😂
Kodwa zazivele zikhona izinkinga zemali nje ukuze uqale lomsebenzi,Kanti siyamithisa nje OCC abahlukene abanye singabazi so naye ngibona engahlukile Kubo.
Awu gamalakhe ekhaya ko mah madoda😮😮😮😮😢
Ngiyacala ukuzwa udaba olunjena emhlabeni mali imali
Akhonto iwrong Bhuti as long ungabulali ungebi kwamina ngifunukbona ngithola imbewu
Iwish ukub ngumfana
Kuwrong lokho ngoba wandisa inzalo embi ngoba kulula kuty bayenze ingane ibe inkonkoni noma ziyokhuliswa zidayise ngomzimba
Yho kunzima emzansi intlupheko iyasithwaxa ngenxa yokungabikho msebenzi kuba kufubeka kutyiwe
ay lokhu kungcono nok'thwala nokubulala
Poverty is a curse,Inhlupheko iyisiqalekiso umfana omncane kangaka,ungamangali ungaphinde ubathole abanye abantwana nalo onaye aphenduke enye nje into.Kudala ulahla izingane uma unazo emgodleni wakho ngoba ngeke siqiniseke ekuthini yizingane lezi obuphisana ngazo
Ukuhluphe kubuhlungu ngempela ngoba wenza noma yini as long kunemali phakathi