Shembe the way to hell

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 15 вер 2024
  • Please share your experience with your church in on our whatsapp number 0636376231

КОМЕНТАРІ • 178

  • @NomusaNkumbuza
    @NomusaNkumbuza 3 місяці тому +4

    Ngiyamazi lomuntu okhuluma la , ucasulwa ukuthi amalungu ebandlalakhe aselandela uNyazi abantu bayancipha esontweni lakhe ,sebewu 6 abantu abalandela uNyazi ebandleni lakhe

  • @senzogwala1607
    @senzogwala1607 Рік тому +6

    Angazi uze unyanye ushembe uthande umlungu ngobani umlungu ngeke aze akulalise ngisho ejaridini lomuzi wakhe uma uhlwelwe kodwa uyamuthanda nento efike nabo uyayithanda

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 2 роки тому +5

    Ukhona yini kodwa owake wabuya wathi ungenile ezulwini esontweni lakho baba njengoba ukhuluma kanje

  • @nomthandazomacayi9585
    @nomthandazomacayi9585 2 роки тому +15

    Wazewabheda nangu umuntu uJesu wayengumuntu wayengafunywa kuthiwa akuyena inkosi.Wake wambona uShembe ebanga ngoba yibona ababangayo.Wangidina muntu ndini

  • @marthaskhosana3491
    @marthaskhosana3491 2 роки тому +10

    Well said my brother100% truth. iqiniso liyohlala liyiqiniso nanoma abantu bangalifuni.siyisizukulwane sokugcina uJesu Krestu akhuluma ngaso kuMathew 24 asisekho ezinye.Amen

    • @icasacommunity6138
      @icasacommunity6138 2 місяці тому

      Yeashua is the truth.. Jesus never existed it was man made to brain wash Africans hence ngayeka ukuba umKhrestu ngalandela uYeashua (real name of what colonisers stated is (J)esus) and his teachings .. wake up africans, we are living in times of information asingazihlazi ma Africa

    • @masamphuthi8536
      @masamphuthi8536 2 місяці тому

      ​@@icasacommunity6138 Jesus Jesus Jesus! That's the name that works when I am in trouble.. Demons respond to it.. According to what I know "Yeshua" and "Jesus" are the same just ldifferent languages

    • @icasacommunity6138
      @icasacommunity6138 2 місяці тому +1

      @@masamphuthi8536 even people who are devil worshipers believes ukuthi u sathane uyaba sebenzela so idol worshippers... but the fact is that u Emperor Constantine (sun invictus) said let's create God that will be worshiped by the world then he combined (Krishna, Heru, and Zeus) kwaphuma uYesus Christos and please research about letter J it was founded in the 16th centuries, so it has 500 years.. My Yeashua has more than 2000 years.. I am a historian, hence I know please please research deeply.

    • @icasacommunity6138
      @icasacommunity6138 2 місяці тому

      @@masamphuthi8536 Research about.
      1 Councl of Nicea 325 AD (After Yeashua Died)
      2 King Leopold (King of Belgium) Letter to the missionaries
      3 Why the portrait (picture) of Jesus has Sun in the back of the head
      4 why sun worshipers (Romans the killers of Yeashua) change the date Yeshua was worshiping in which is Sabbath to Sun-day
      The (Romans) founder of christianity did all of this to defy and to control the world... ba introducer i Christmax, ama Easter so the world will celebrate their god Eostre... for an example we chant and call their gods from the calendar names like Janus (January) ect.. also their Emperors (descendants of Emperor Constantine) July?? August??
      What is Monday to Sun-day??
      Others may say Romans won, but ayi kimi I believe in Yeashua who sais Mathew 5:17 "Do not think that I have come to abolish the Law or the Prophets; I have not come to abolish them but to fulfil them" but the missionaries came to africans and said live under grace not under laws of the creator.. hence izwe linje!!
      I am not uMnazaretha but I believe ukuthi Phrophet Isaia Shembe was sent by the God the Creator to remind people the teachings and practises of Yeashua RESPECT.

    • @skhombisahlongwane9990
      @skhombisahlongwane9990 Місяць тому

      Lomuntu ukhuluma iqiniso inkinga abantu bakithi badukile shembe belong to darkness

  • @africanchildafricanchild2061
    @africanchildafricanchild2061 2 роки тому +8

    uSHEMBE uNkulunkulu
    Uyahlanya Wena sdididi somkrestu ukhuluma into ongayaz
    Ujesi ndin Wafa

    • @jabumjoka86
      @jabumjoka86 2 роки тому +3

      Jesus died burried and rose He lives in us oh praise God. Go and listen sermon of unyazi lwezulu la ku youtube uyanitshena ukuthi akayena uNkulunkulu yini nibe nenkani AKASIYENA USHEMBE UNKULUNKULU Jesus is the way truth and life no one comes to the father except through Him ,there is one God and one mediator the man Christ Jesus.

  • @user-mj5lm6qj4h
    @user-mj5lm6qj4h 4 місяці тому +2

    One day uzoxolisa mnfana wami uyozisola ngithi kuwe ongamthandi uyoze amthande

  • @alicetlhone4034
    @alicetlhone4034 2 роки тому +10

    Ke rapela hore sechaba sa Modimo se bulehe mahlo. God is exposing all the deception that are done in His name

    • @terrencemongala9477
      @terrencemongala9477 2 роки тому +1

      Le nna ke thapelo ya me gore Batho ba modimo ba bulege matlho

  • @LozazaStewy
    @LozazaStewy 2 місяці тому +1

    Awu nkosiyami hambela iAfrica Nkulunkulu kunamanyala abo Shembe badukiswa nkosu Jesu ngenelela kunati timfundziso tebadukisi bemanyala eyi Loshembe lo

    • @icasacommunity6138
      @icasacommunity6138 2 місяці тому

      Hambela ama Afrika Mvelingqangi.. abelumbi bawona umqondo womuntu ngalo fake Jesus omhlople.. ngabuyeka ubu Khrestu angisasonti nhlobo... Jesus never existed

  • @user-vp8dg9pw5j
    @user-vp8dg9pw5j 2 місяці тому +2

    The truth is that shembe is the way to hell. THAT'S THE TRUST.

  • @botlhalecars1061
    @botlhalecars1061 2 роки тому +17

    Isnt it interesting how everyone who calls African spiritual leaders demonic turns around and wants us to believe that god spoke to him/herself. How do you know that the "voice" you heard speaking during your fast is god's voice? Isnt it just as likely that you heard a demon?

    • @yakhangcanasa7071
      @yakhangcanasa7071 2 роки тому +1

      No we are not saying they are demonic.. We are saying African spirituality is not from God

    • @ezimnandichannel1018
      @ezimnandichannel1018 2 роки тому

      You mean it western spirituality that is holly because african spirituality is demonic

    • @ndalisoxozwa3279
      @ndalisoxozwa3279 Рік тому

      @@yakhangcanasa7071 African Spirituality is from our Ancestors God or Godfrey is your Christian creator or leader.... I agree with you we are not from God. And asifuni ukubangabaka kaGod..

    • @yakhangcanasa7071
      @yakhangcanasa7071 Рік тому

      @@ndalisoxozwa3279 sorry to say that you are lying go and do your studies the oldest Bible is in etopia about more than 5 philosophers wrote about Christianity.. About more than 6000 manuscripts/handwritten scriptures of the old testament by different people and then you come to tell me that Christianity was created by one person ha.a go do your studies

  • @palesapalesa938
    @palesapalesa938 2 роки тому +18

    The comments on this video will show you that not all radio kgocheletsaning listeners understand the holy spirit that ntate Mokoto talks about day in and day out, some listen to this as entertainment. If a man who says only Jesus is lord and not shembe offends you then simple You are listening to the wrong channel

  • @funnydancemoves.728
    @funnydancemoves.728 2 роки тому +7

    Wena uyagula ekhanda lakho yazi,uShembe owunkulunkulu akukhumbule,umsangano wodwa lo owushoyo.Usazobusha uShembe umhlaba wonke.Vele u rest ayikho lento yakho.

  • @gratefuldeeds393
    @gratefuldeeds393 2 роки тому +6

    He's tellibg the truth if you are standing by your truth in churches you die. Khabo and Mme Emmah

  • @vusicele5320
    @vusicele5320 2 роки тому +7

    I wish uShembe engazimbula kuwe ubuye uzokhuluma again. Usemncane kakhulu mfana.

  • @refimojaki2199
    @refimojaki2199 2 роки тому +9

    Amen and Amen bhuti . Jesus Christ is the only way , the truth and the life!!! akekho omunye nga phandle kwakhe!

    • @senzogwala1607
      @senzogwala1607 Рік тому +3

      Uyabathanda bo abelungu

    • @chief2665
      @chief2665 Рік тому

      ​@@senzogwala1607 Jesus was not white

    • @senzovictorgwala
      @senzovictorgwala Рік тому +1

      @@chief2665 kwa israel kukhona abelungu okuyinzalo ka Jesus uma engekho mhlophe uzalwa ubani basuke beku brain washer uma bethi ujesu wayengekho mhlophe no Mohamed bathi wayengekho mhlophe kodwa alikho isulumane elimnyama e Saud arabia lapho ezalwa khona brain wash 😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @icasacommunity6138
      @icasacommunity6138 2 місяці тому

      @@senzovictorgwala Research.. Research don't believe what you see The ancient Jews were Black.. also do research about letter J... start with Council of Nicea in 325 AD

    • @icasacommunity6138
      @icasacommunity6138 2 місяці тому

      @@senzovictorgwala Research.. Research don't believe what you see The ancient Jews were Black.. also do research about letter J... start with Council of Nicea in 325 AD

  • @nduduzomchunu277
    @nduduzomchunu277 2 роки тому +17

    USHEMBE UNYAZI LWEZULU UNKULUNKULU

  • @senzogwala1607
    @senzogwala1607 Рік тому +2

    Nakwa israel kwaku yinto yasekhaya even ujesu wayengo wasendlini ka mose uma ufunda i bible kusukaku Abraham kuze kufikeku Jesus indlu eyodwa

  • @Mtima-p8y
    @Mtima-p8y 2 місяці тому +2

    Yazi mfwethu ngiyakuzwela, ngoba nalo Jesu okhuluma ngaye awumanzi, kodwa thina singama siyayazi imisebenzi yakhe so mfwethu ncono uthule,ngoba uzilandela isicalekiso ngiyakuzwela amen 😊

    • @nkosinathingcobo8053
      @nkosinathingcobo8053 Місяць тому

      Sifakaza ngesikwaziyo okungesiko okwenyama uqinisile bakhonza into efile

    • @skhombisahlongwane9990
      @skhombisahlongwane9990 Місяць тому

      Ukhuluma iqiniso lomuntu wena mfethu ngiyafisa one day umbuĺeleke Shembe u operator ngamandla ka sathane

  • @raytavares5344
    @raytavares5344 2 роки тому +8

    I miss my lovely brethren and sisters in radio kgochanaletseng. How are you all the saints? Are you all here?? Its Lioness here the mother of Dr Ray

  • @lile-um4yu
    @lile-um4yu 5 місяців тому +1

    Cha bafo ukhuluma into oyifunde phansi or owayizwa ikhulunywa .Yazi mfethu UShembe kuningi akwenzile yazi loShembe ongamthandi uyena owahamba wayofunela oyihlomkhulu impesheni iholwa abamhlophe kakhulu.UShembe lo uyena ekugcineni uyena oyovukela kuye ngisho oyihlomkhulu .Baningi wemfethu abantu abasizwe uShembe even abakhonza kwamanye amabandla .Ngisho ungadlula emhlabeni ngeke uze umbone UJesu zofica Shembe ngale nanoma ikuphi.Kunabantu langaphandle ababuya esizukulwaneni esikhona bethunywe kushembe beyocelelwa ukugezwa ngenxa yezinkinga abanazo ngale ozitshela kuthi uyobona uJesu khona.''Episode 3 .white man help by Shembe to get out of prison''

  • @theglory77777
    @theglory77777 2 роки тому +9

    Only Jesus Christ died on the cross and was raised for our salvation.

    • @Goodmanbminnitiative
      @Goodmanbminnitiative 2 роки тому +1

      And these their fake messiah never rose up after death but they decree that he is thier messiah...God salubuya once sengathi lesikhathi osinike sona side kakhulu Buya Jesu

    • @thulanizwane1577
      @thulanizwane1577 2 роки тому

      Ujesu wavuka waseshonaphi

  • @NomusaNkumbuza
    @NomusaNkumbuza 3 місяці тому +1

    "Ufakanjani engunkukunkulu" uJesu yena wabethelwa kanjani engunkulunkulu wayengazisizingani yena enamandla okuzivikela ,unyesu unyurunyuru

  • @thabisogumede132
    @thabisogumede132 2 роки тому +7

    Lale webhuti musa ukukhuluma umsangano lale mawufuna ukuyokhonza ujesu siyeke thin sohlala oNyazini ingakhonsibaningi kanjena wake walibona isonto eliningi kanjena ngeke kuthiwa sonke silandela into engekh

    • @dlammelusi9195
      @dlammelusi9195 Рік тому +1

      kuthiwe iDlozi alikho. nami bengikholelwa kuwo bengith baya buya impela, kanti akunakuphenduka ngale kwethuna njengokusho kombhalo. Akukho makhehla athethelwayo akukho babomkhulu osindiswayo, kuthiwa le imimmoya engahlobene no Nkulunkulu, nawe awuzibuze u Shembe umele ini emhlabeni nase Zulwini kanti lesihlalo sobukhosi sika Nkulunkulu sabangwa kangaka kanti esabani

  • @icasacommunity6138
    @icasacommunity6138 2 місяці тому +1

    Inkolo yobu Nazaretha eyavuselelwa uShembe..hhayi ubuShembe.. Kwakungabantu bakaMdali, hence they accused u Paul ukuthi uyinhloko yehlelo lamanazaretha Acts 22:5 ; 28:22 yingakho nga yiyeka i Christianity (an oppressors man made religion which was founded by Emperor Constantine in the council of Nicea 325 AD after Yeshua died) ngavele ngangasonta ngoba abalandeli bayo bavele bakhulume nje ngaphandle kocwaningo, angaz noma ayi.. ayi.. engabe niyasonta nithule phansi ningayhlekanisi ne youth ekhulayo ngoba iyalenza ucwaningo izonibukisa okophunguphungu

  • @ndabezinhleeuginedladla4222
    @ndabezinhleeuginedladla4222 2 роки тому +6

    🤣🤣🤣 wena amaphilisi wakho nje ayakugulisa noma awukawaqali. Lento yakho awadingi ngisho ama comments nje wena uwusomhlaya ophuphile

  • @tirojobsolomon1457
    @tirojobsolomon1457 Місяць тому

    We do not equate ourselves to God and do not lead others into thinking so about us, nor do we let others worship us as if we are holy, remember what got licifer expelled from heaven was his pride in thinking he was equal to God, let us stop leading others down this distructive path

  • @vivianmoremi2033
    @vivianmoremi2033 2 роки тому +2

    Vivian Moremi. Listening from Rustenburg. I always wait for your recordings. Very educative and guiding on issues of the Holy spirit . I liked the lessons of Prof about Tithing. Wow!

  • @hlembotho5287
    @hlembotho5287 2 роки тому +3

    ngabe ungenwe yini noma ufuna ukuduma kulungile khehla kodwa umunu unelungelo lokukholwa lapho athanda khona ngakho ke Angeke sizwe ngalomquba owuwena thina .

  • @bonganimolemane183
    @bonganimolemane183 2 роки тому +6

    Usemncane Boy Boy! Sihleli NomDuduzi! Awazi wena!

  • @NellyN159
    @NellyN159 6 місяців тому +2

    We mfowethu yonke into oyaziyo ngo Jesu uyazi ngokuxoxelwa,ngakhoke ayikho into oyaziyo wena ngo Jesu , abantu abamaziyo abantu basendulo ababephila naye,yilaboke abazi lonke iqiniso ngo Jesu. Kholelwa kuyena uhlukane nezinto ezingahlangene nazo.

  • @user-el8hc2nj2e
    @user-el8hc2nj2e 4 місяці тому +1

    Wena inkulumo yakho igcwele inzondo kodwa ke one day izoxebuka lenkungu ekumbethe

  • @user-vp8dg9pw5j
    @user-vp8dg9pw5j 2 місяці тому +1

    JESUS IS LORD

  • @SiyabongaMhlongo-e4f
    @SiyabongaMhlongo-e4f 10 місяців тому +2

    Am sure ukube ujesu usaphila ngabe uyamphika

  • @SnoxoloMbele
    @SnoxoloMbele 10 годин тому

    Thina esilaziyo iqiniso ngoshembe sizothula ngeke siqale udweshu ngempi engenasicoco

  • @mantoamakhalema7801
    @mantoamakhalema7801 2 місяці тому +1

    SHEMBE ungunkulunkulu wami mina anginandaba nowakho kodwa ungowam nje full stop SHEMBE IS THE WAY. In future mind ur own business uye la usizakala khona uthule uthi Duuuu

  • @SibusisoMbatha-u9z
    @SibusisoMbatha-u9z 7 місяців тому +1

    Sengathi UNyazi lungalanda abakini bakhulume nawe uqede lapho uyovuma oNyazini lombhedo wakho.Okhokho bakho bakubambe ngezimpama uphaphatheke uye kulo UNyazi.

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq Місяць тому

    Wawukuphi wena ngoba nokhokho bakho babengekho ngenkathi ekhuluma kanjalo, lapho wayekhuluma nabantu ababekade bephila naye enyameni ungekho wena

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq Місяць тому

    Wemamee utshelwe ubani ukuthi uShembe akakwazi ukuphila kumuntu ungayikhulumi into ongayazi uyoboshwa ngoba awusile ekhanda, mina ngiyafisa nje eke ngibonane nawe ubuso nobuso, futhi ngokutshela emehlweni ukuthi uyisilima futhi ngobe sengiyiphendule yonke imibuzo oyibuzayo. Abangakini bayakusaba ngiyabona ngeke ubhede kanje phambi kwami ngofundisa abantu mina.

  • @MfanmpelathomasKubheka
    @MfanmpelathomasKubheka Місяць тому

    Njengoba niyefana wena okhulumayo ukhonolaziwe wena lo Jesu okhuluma ngaye owakuphi lowo muntu wena ukhuluma ngento oyikhulumayo ingumsangano uyidimoni wena elikhulu lalela sikutshele lento oyikhulumayo inkolo owa phiwa yona abo mkhulu wakho banqindezelwa ngamabhunu lento ayiveli kuwe ivela yizwa ukhuluma ngezwi elikabani leli zwi ngoba wena uzazela amabhunu labantu abathi basindisiwe ayi lento nihamba izinyanga bathakathi nithetshulwe yilezi khohlakali zabafundisi benu nilimele bafanyana bezimbhuzi hambani niyo kwenza amasiko enu mavezandlebe ungowakwabani unaso isibongo wayibonela umlungu lo omkhonzayo
    Lalelani lomuntu ukhuluma isizulu umlungu ukwazelaphi ukhuluma isizulu ngoba uyi juda lento oyishoyo nina zinto ezikhonza amaphepha owakuphi lomuntu Eni lwela kangaka lomuntu azange afela abantu abe lwela ubuso wamaroma ezibiza nge nkosi yama juda uyothandaza ukhuthuke amadolo akho spoki esiyobuya e Africa singazange size e Africa so lindelani lindelani lindelani lindelani kuzalwa izingonyama manje ezizoveza loke inqiniso kumuntu asisekho isikhathi senganekwane manje ukhuluma ngento eyenza okhokho babo khokho bethu bafe bafele kulamanyala wamajuda akubona njengenja so silima samanyala hayofa sathane onezimpondo ndimoni eliphika abantu bakubo kodwa une sibongo sabo uyabona ukuthi uyisiduphunga esingena mehlo okubona ibhayibheli akusiyo into ekumikisa kunkulunkulu kodwa yi ncwadi ekunqindezelayo ibhayibheli abantu abayibhala abantu abanonya nehliziyo embi
    Bambake unkulunkulu yibaphi abantu ababeka emhlabeni ukuthi bagade umhlaba wakhe one
    Amakhosi
    Amandlozi
    Omkhulu kunomkhulu
    Ngokufika kuka sathane kulomhlaba embethe inyama yama roma bezokhohlisa nina zilima zase south Africa bezonithathela umhlaba wobaba mkhulu ngani ngala masimba ebhayibheli bambake kunomehluko Omkhulu ukukholwa nokwazi mina njengami angikholwa ngiyazi angifuzwa mina ngiyazindlela mina ngazalwa ngifumbethe mina wena wafuzwa lento wasontwa ikhanda lakho liphambana nomzimba wakho yingakho ufile wabukiswa isibhakabhaka kwathiwa izulu awazi ukuthi uyaphuma uphinde ubuye futhi lalela sidubhu uma uthi umuntu uyafa umphefumulo okabani uma uthi onkamdali uma uthi uyafa kusho khona ukuthi umdali uyafa because boke bangu moya hambani niyokhothwa zinyoka nina niphe lezinja zezisu ezikulu lmali emasontweni wama sathalizim onke lamasonto angaphansi kwamaroma ngabo sathane so thina singaphansi komkhulu kunomkhulu awusangizwanga manje sdanyaphuphu

  • @nelsonzimba7971
    @nelsonzimba7971 Рік тому +2

    There,s no Trueth in this world 🌍 make yourself something to beleive into 👁️👁️

  • @lufefemkwane3969
    @lufefemkwane3969 Місяць тому

    Amen mina ngiyakuzwa kodwa ngithanda ukungavumelani nawe mase ukhuluma ngamanzi akhulekelwe and etc, iBhaybhile lithi ziningi izinto ujesu ubezenza ezingabhalwanga phantsi, how do you know he didn’t pray for water coz Jesus once commanded the waves to be calm? By the way John the baptist did pray over the water as he was baptising people even Jesus christ as well, God is in everything we call his name upon, even if i can pray over iFlower and ask God to reveal his power he will do so bese ngiphiliswe yilo lelo Flower coz linamandla kaJesu phakathi

  • @SbongiseniDlamini-u8g
    @SbongiseniDlamini-u8g 9 місяців тому

    Iqiniso lelo mphephethe umoya wobu Krestu wehlele endlini ka Abraham. Ingakho noka Shembe wehlela endlini kaNhliziyo

  • @user-mj5lm6qj4h
    @user-mj5lm6qj4h 4 місяці тому

    Few months coming uzobe usitshela ukuthi u Shembe wamthola kanjani abanjengawe sibajwayele be careful ubizo lwakho seluqalile Shembe is the way to God mnfanami

  • @mshazimahlobo8334
    @mshazimahlobo8334 29 днів тому

    Usumbekile Ambala shembe awunakuvuka ushembe ephelile unyovuka ewunkulunkulu nje kwaphela unezulu usukhulume kangaka busufa ulwandle labo abafazi bemthuka nawe uzolandela abafazi jengoba ihlupheka inhliziyo akumanga kuwe uswale ulwazi muntukankulunku oyingcwele ushembe uyafa uyavuka imisebenzi kade eyenza izolo iyona ayenza nanamhla nakusasa uzobe eyenza ehlisa umoya uyalayisha umkhumbi izinkulungwane nezigidi kusekuncane lokhu okubonayo umnikazi obunazaretha ufuna bugcwane umhlaba sidabukela wena okhokotha unyazi lwezulu awuboni ukuthi luyehlula emhlabeni nawe ufuna ukubalwa nabantu nomhlaba abamthatha ushansi ngiyakuqinisekisa ukuthi unkulunkulu makungeyena ushembe unkulunkula unehlula kanjani nabangani bakho Lana enimthuka nabo nabamlalela unyedle nabamfaka amacala senimkhokotha ubusuku nemini nimnika inhlamba nenhlamba akancoli udlodlobala kakhulu nishumayela ngaye ubusunemini besenilahla kancane ukuthinivume ukuthi unkulunkulu ngokuba uhlezi enhlizizwenizomuntu wonke nasemaphusheni ikhona besenilahla kancane nivuke nimvuma ukuthi inpela umdali unyazilwezulu ushembe uthi umhlaba uzombatha ingubo emhlophe njengoba efaevuka umhlabawakhe ufuna lunge ko😊😊😊😊😊😊😊😊😊😊

  • @user-mm3ul8ho3c
    @user-mm3ul8ho3c 6 місяців тому

    Cha bhuti wami ushiwo ukungazi,uShembe mft umoya oy’ngcwale ongafi kepha inyama kphela efayo,nani MaChristain anikaze namphupho lowo Jesu wenna n mina mft I have been a Christian nina kwa Jesu lowo wenna oniohikayo read Matew 15 uthi wayengazele noma isiphi isizwe kepha esendlu yakubo nani nihamba nizifaka ku Abraham no Davide so thina mft siryt ku Nkulunkulu wokhokho bethu.noma nawe uthi abantu bakini amaDimoni

  • @user-tf7si7qk3n
    @user-tf7si7qk3n Місяць тому

    Mina ngithi kungcono kukholelwa kulokho okholelwa kukho as long kukusebenzela nje ,ngoba kwlojesu okhuluma ngaye awumazi.

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 2 роки тому +2

    Looool lowomoya ouingcwele uyena Shembe lona

  • @NtandoBlose-es3rk
    @NtandoBlose-es3rk 4 місяці тому

    Uyodlula kuye kwelizayo mfana uShembe loh engamufuni yozichazela wena

  • @thokozanikhonjelwayo6902
    @thokozanikhonjelwayo6902 Місяць тому

    Nawe udukile,cabanga ngokuzimela uyeke ukuba yirobhothi

  • @mlungisingobe-yy9dr
    @mlungisingobe-yy9dr Місяць тому

    Yaz jesu wavuka Uphi pho la aphila Khona?muvukile asikubone Phela la Ukhona

  • @joemoja1panstulajoemoja1pa76
    @joemoja1panstulajoemoja1pa76 2 роки тому +3

    Yane
    Kunzima
    Bo
    Nkulunkulu
    baningi

  • @matsieedolo2553
    @matsieedolo2553 2 роки тому +2

    God said you,ll see them by their fruits,people look at the gift not the fruits

  • @mandlakhemthiyane6
    @mandlakhemthiyane6 Місяць тому

    Weeeeee, usukhuluma noNkulunkulu futhi?? Uze ubone nomuntu ongasekho? Hai idemoni limuka nawe mfoethu. Wauphupha mfoethu. Awulutho uma singakuchazela. Shembe is the way, waya waya. Uyisiphukuphuku. uShembe uyena yena kithina Manazaretha. Yenyanye inkolo yobuNazaretha kodwa ungakhulumi into eyokuxaka ngelinye ilanga.

  • @jabumjoka86
    @jabumjoka86 2 роки тому +4

    The big problem about shembes INKANI hhey banenkani labantu abatshenwa they just believe what they were told by their elders they don't want to dig truth for themselves. bangakushaya ngisho ukukshaya if you tell them ukuthi shembe is not God .Back on the days they were saying Nkulunkulu kashembe now story changed ushembe uye osew Nkululunkulu I've never seen such confused religious group like them today they deny Jesus Christ and the bible tomorrow they're quoting the very same bible abethe labhalwa umlungu khona la ngabona khona begida bephethe ama flags akwa israel mayeeee Mkhululi😀 Guys Jesus is the only way to heaven ushembe akanazulu .Heavens belong to our Father the creator not the created being .Jesus is the way truth and the life No ONE comes to the Father except through Him.Siphahlazenike but sinitshena iqiniso.

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq Місяць тому

    Uyagula wena uyazi abantu abamnyama ave bethanda ukuhamba bezishutheka nje, indiya laqhamuka nenkolo yibo phambili umlungu wathi wozani kimi bhu...baya kuye. UJesu akaze athunywe kuzozonke izizwe uze achaze naye athi ngithunyelwe ezivini zendlu ka Israel kuphela. Full stop, namasulumane ngokunjalo anomphrofethi wawo amthandazayo. Abantu abamnyama banikwe uShembe uyathanda awuthandi.

  • @bonganisibisi6718
    @bonganisibisi6718 Рік тому

    Naloyo Jesu omqhakambisayo awumazi, uzwa bethi...imbudane

  • @SibusisoMbatha-u9z
    @SibusisoMbatha-u9z 7 місяців тому

    Manje uhlushwe yini ngathi uthi asenzeni.

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 2 роки тому +1

    Yazi wena uyisilima uthi ujesu wavuka mangingapheka ukudla nje ngiphake amapleti lingaba khona yini elakhe njengoba uthi ukhona

    • @jabumjoka86
      @jabumjoka86 Рік тому

      Luthe unyazi lwenu nina nithuka abantu yekani ukuphapha 😂😂

  • @ZaneleMhlongo-mo2uc
    @ZaneleMhlongo-mo2uc 24 дні тому

    Absolutely true

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq Місяць тому

    Uyabonake ukuthi awusile ngempela uJesu akafanga yini yena kwa Israel namanje ithuna lakhe likhona, futhi lento yokuthi uJesu wafa wavuka imfundisoze leyo akavukanga uJesu ngenyama wavuka ngomoya spiritual not ngalomzimba wenyama. Akengibuze uma wafa wavuka ngenyama waphila iskhathi esingakanani anduba aphinde afe futhi. Amakrestu awasile emakhanda. No Shembe inyama eshona phansi umoya umbathe inyama entsha aqhubeke enze izimanga zakhe zase Zulwini

  • @user-vp8dg9pw5j
    @user-vp8dg9pw5j 2 місяці тому

    Ngaze ngajabula le phakathi kimi.Amen

  • @ndalisoxozwa3279
    @ndalisoxozwa3279 Рік тому

    Christianity to men is like rabies to a dog... Amen

  • @simombele
    @simombele Рік тому +1

    Usubhedile ushembe akasiye unkulunkulu akakaze akusho lokho

  • @hannahhans8380
    @hannahhans8380 2 роки тому +3

    Didn't understand anything. I speak Tswana only thats why we need to have English Captions.

    • @thebusinessstrategistbw816
      @thebusinessstrategistbw816 2 роки тому

      I'll translate for you ngwana ko gae, I'm from Botswana and understand most of the VN, gore jang akeitse

    • @hannahhans8380
      @hannahhans8380 2 роки тому

      @@thebusinessstrategistbw816 Please ntlhalosetsa . Tanki.

  • @LozazaStewy
    @LozazaStewy 2 місяці тому

    Hallelujah Hallelujah Hallelujah 🙌 🙏 👏 ❤️ thank you so much my brother big up siyabadzinga bantfu labanjengawe mfowethu God Bless You my brother

  • @nomzivilakazi72
    @nomzivilakazi72 2 роки тому +3

    AMEN BROTHER FOR SPEAKINGTH TRUTH

  • @user-el8hc2nj2e
    @user-el8hc2nj2e 3 місяці тому

    Inkinga wukuth ujesu uyakhulunyelwa kanty ushembe unomlomo futh uyazkhulumela

  • @user-le7cv8yt1w
    @user-le7cv8yt1w День тому

    Kuyaqaqamba kuwe mfo.

  • @palesamokhemisi6949
    @palesamokhemisi6949 2 роки тому +1

    Oho mxm
    I guess we should follow Jesus of Jerusalem.

  • @user-el3wo3ls2v
    @user-el3wo3ls2v Рік тому

    Udakiwe wena ujesu uyamazi unguNkulunkulu yini ujesu

  • @MandlaZondi-zq1kq
    @MandlaZondi-zq1kq 8 місяців тому

    I holly spirits iyamitsisana yamitsisa mariah intfombi ya Joseph. Watala nkulunkulu mariah longujesu.

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 2 роки тому +2

    Jonga apha bhutiza Jesu bambulala ngokwabo ama Juda Shembe akafi uyakhothama bhuti atyalwe amile so noba ningatini Nkulunkulu wampha Shembe zange anike Nina nothetha niyeke asoze simyeke Shembe diyekeni Nina yiyani apho niziva niright khona nawe ngoku you judge abantu baka Nkulunkulu ucinga wenza zona kanti you khesi your self mxxxxxxxm

  • @karabokubheka1557
    @karabokubheka1557 2 роки тому +4

    This channel leave no stone unturned

  • @klovely8066
    @klovely8066 Рік тому +1

    Eish it's me crying listening to this video I have a baby with a shembe guy and its not nice

    • @mantoamakhalema7801
      @mantoamakhalema7801 2 місяці тому

      😳😳😳😳😳who said the child will die in future close ur legs Nd stop judging

    • @klovely8066
      @klovely8066 2 місяці тому

      😂😂😂

  • @Goodmanbminnitiative
    @Goodmanbminnitiative 2 роки тому +3

    Amen May many hear these Good news,may the Holy Spirit project its light to those so hard hearts and hard heads zabafowethu kanye nodadewethu,exactly as it is "TRUTH" ..Hallelua

  • @nomthandazomacayi9585
    @nomthandazomacayi9585 2 роки тому +2

    Hee niyamangaza wazikanjani ukuthi uNkulunkulu lo ubukhuluma nayo.Heyi siyadlalwa la.

    • @homecell
      @homecell  2 роки тому +12

      The most important thing is that Jesus Christ is the only way to the Father not Shembe. Shembe is taking lot of people to hell.

    • @tshepialletta3482
      @tshepialletta3482 2 роки тому +7

      Bothata nnete la e tshaba batho jeso ke and morena gagona ya tshwana le yena

    • @nxhmgq2675
      @nxhmgq2675 2 роки тому +1

      @@homecellyou mean the Jesus Christ that was created by the Romans cesare borgia and imposed on us? Do you know who is Shembe and his teachings? There have been many research articles published about Shembe and the religion he established and do you know the doctrine of Nazarites?? Clearly you don’t know, ha re tlo utlwa ka Mabochobocho le Ntate Mokoto ba jang fariki, ba kutang meriri le ditedu ba sa boloke Sabbata

  • @user-dh5jp7gn5c
    @user-dh5jp7gn5c 8 місяців тому

    Where is He?

  • @gratefuldeeds393
    @gratefuldeeds393 2 роки тому +4

    Same as IPCC

    • @nxhmgq2675
      @nxhmgq2675 2 роки тому

      We have got nothing to do with IPCC because Nazarites is an independent religion wherein IPHC falls under Christianity

    • @gratefuldeeds393
      @gratefuldeeds393 2 роки тому

      @@nxhmgq2675 No it doesnt

  • @velileapril9093
    @velileapril9093 2 роки тому +1

    Uyithethile inyani bhuti ke namuhla may peace be upon you.

  • @user-el8hc2nj2e
    @user-el8hc2nj2e 4 місяці тому

    Wafa wavuka wabe seya kuphi?

  • @bongiwembambo3194
    @bongiwembambo3194 7 днів тому

    Now this person will really go to hell he said shembe's name 😢

  • @mandlakhemthiyane6
    @mandlakhemthiyane6 Місяць тому

    Kanti ubani othe gxambukela enkolweni ongaqondene nayo. Wemfowethu, thina singaMaNazaretha, kaShembe, uNyazi. Asikaze sizixake ngawe, nangenkolo yakho. Angifuni ukukhuluma okungalena kobuKrestu ngoba kwayona inkolo yobuKrestu awusiyena umnikazi wayo. Oh yithi ngithi, ukhuluma urubbish, nonsense and uwena uqobo oyisikhonzi sikasathane, not yobuKrestu. Uhlanganisani nezindaba zakwaShembe. Lalelake silima, uShembe uNkulunkulu wethu, thina Manazaretha. Uma ucabanga ukuthi ukholwa ukudlula abanye, khohlwa, ungusathane wena wuqobo. Asinawo thina amaproduct in case ungazi.

  • @allthingsboxing6386
    @allthingsboxing6386 2 роки тому +3

    Dude, your caption was very catchy.
    However, your content is ridiculously foolish.
    Try harder next time.

    • @user-mj5lm6qj4h
      @user-mj5lm6qj4h 4 місяці тому +1

      Nithi nikhonza u Jesu lo oyinkosi ye Sabatha niyaligcina l Sabatha kakhe noma niyalibalekela

    • @user-mj5lm6qj4h
      @user-mj5lm6qj4h 4 місяці тому

      I Bible Genedis to evolution IA talking about Sabath when is your Sabath

  • @melusiChristopherZondo
    @melusiChristopherZondo Місяць тому

    uzokhula kusazolunga nakuwe

  • @melusiChristopherZondo
    @melusiChristopherZondo Місяць тому

    uma usuphasile ecrech uzobe usuqondile

  • @SibusisoMbatha-u9z
    @SibusisoMbatha-u9z 7 місяців тому

    Wena unenkinga awuyazi lento okhuluma ngayo .

  • @williamndlela8418
    @williamndlela8418 2 роки тому +3

    God bless this radio station...

  • @nhlalenhleqwabe9082
    @nhlalenhleqwabe9082 2 роки тому +2

    sufuna kuthowe uya phrofetha nawe .....lol uyahlekisa, awazilutho ngo SHEMBE wena .

  • @DloSibiya
    @DloSibiya 8 місяців тому

    Ay fusegi siphukuphuku uyamazi yini ujesu

  • @mvelasenkosi1170
    @mvelasenkosi1170 Рік тому

    Shembe is only way to God you like or not

  • @mvelasenkosi1170
    @mvelasenkosi1170 Рік тому

    Fusengi wena awazi lutho ukhuluma ngo Jesu angamazi unamanga wena ukhuluma into owayizwa ikhulunywa kahle u Shembe uyeyedwa umkhululi kahle ayikho lento yakho umona nje kuphela oyindlela neqiniso Uma kuthiwa indlela neqiniso kusho ukuthi uya Ku baba

    • @homecell
      @homecell  Рік тому

      Ujesu UNkulunkulu without him akekho omunye. Unyazi isoni njengami nawe.

    • @mvelasenkosi1170
      @mvelasenkosi1170 Рік тому

      Wena uyisoni awazi lutho ufuna udumo kumele uzame Lena yenu yokushumayela Amanga isiphelelwe.isikhathi sayo manje sikhuluma.into esiyibonayo ayi into owezwa ungazi ukuthi yiqiniso Noma Amanga futhi u Jesu akaze waba uNkulunkulu futhi akasoze Nina nihlulwa ama Moslam yiwo azi umthetho Ka Nkulunkulu u Shembe Nazereth iphelele ngiyadabuka ngoba wena uya e Sihogweni Noma uyosizwa ukupheduka yazi nifunda ibhayibheli kodwa anilazi Lona leli lenu

  • @ThabisoPrince-yk1in
    @ThabisoPrince-yk1in 7 місяців тому

    Naze nahlupheka maAfrica

  • @ezimnandichannel1018
    @ezimnandichannel1018 2 роки тому

    Amakrestu ahlukene kaningi maybe 20000 factions kodwa wena awukuboni loko futhi ningama krestu nje indlela yokukhonza yenu ihlukene ilowo wenza ngokwentando yakhe mathew 7v3 marku 3v28 to 30

  • @ZandileKhwela
    @ZandileKhwela 9 місяців тому

    mcwiiii awusiyeke wena hla lapho kujesu wakho

  • @mbalizuma7204
    @mbalizuma7204 Рік тому

    I'm puzzled my brother when u say u saw u NJ Sithole, why would the most high use someone who is dead instead of his angels 🤔, remember he said he is not the God of the dead but the living and He also said those who are dead are sleeping and can't see nothing

  • @sabathasfundo9009
    @sabathasfundo9009 9 місяців тому

    Osimele kancane 😂

  • @ludumonyangani5292
    @ludumonyangani5292 Рік тому +2

    Ngiyayithanda bhuti ngithanda isibindi sakho iveze yonke imibuso yobumnyama especially uShembe

  • @kingsoctor5975
    @kingsoctor5975 2 роки тому

    Ay mina mfethu angilwi nawe kodwa ay angivumi ngoba naye Jesu uyadumiswa lah. Jehova uyena owaziyo

    • @discipleofchristjesus5928
      @discipleofchristjesus5928 2 роки тому

      Kodwa uJesu Krestu uyiNkosi futhi unguNkulunkulu kusho lelibhayibhili oliphathayo lelinishunyayelwa ngayo enkonzweni yenu John 20 verse 28.

    • @discipleofchristjesus5928
      @discipleofchristjesus5928 2 роки тому

      Njengamanje bawungaki oshembe futhi awungaki amakhaya (headquarter) weNazareta? Bawungaki abantu abafele lesibongo sika Shembe kunokuthi bafele umbuso wezulu noma igama likaNkulunkulu? Uphi ke lapho umbuso kaNkulunkulu

  • @AbnottVolsec
    @AbnottVolsec Місяць тому

    Don't talk lies my brother nobody said Shembe is God the Prophet Isaiah Shembe he didn't said he's God we pray to God not to prophet Isaiah Shembe.
    But we respect the prophet.
    Stop talk nonsense