Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Siyabonga sisi ngecazelo yakhoNdicela ukubuza xa uphupha igandangada ikucindezala kutsho ukuthini mzali❤❤
Syabonga MaMbotho ngicela inamba yakho ngyakudinga nokuthi ngiphuphe inkomo izala qede lasukuma lahamba inkonyane ngaphandle kokuba umvemve
0761433135 ukuzala kwenkomo kusho ukwenezezelwa noma ukwenyuswa kwento oziphilisa ngayo
Ngyabonga
Siyabonga kakhulu maMbotho, siyajabula ukubuye sikubone, unganyamalali kakhulu bo.
Siyabonga noku bona wenje kuyinto enkulu inkosi ikusise hlengiwe uphakame njalo cc wami😊😊
Amen syabonga maMbotho ngyafisa ukuxoxa lawe
Siyabonga maMbotho ukusihlaziyela.Bengisacela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha unikezwa isidleke senyoni
Asbonge Mbotho, ubusiseke❤❤❤
Siyabonga MaMbotho syakuthanda❤️
Siyabonga izincazelo Uma uphupha ushayele imoto kusho ukuthini
Amen nceku asithembe uzobe ubuya nge 15
Siyabonga sthando ♥️
Siyabonga kakhulu ngokuchaza kahle kangaka 🎉❤
Syabonga kukhona konke ngicela ukubza kusho ukuthin ukuphupha amakhowe
Syabonga ngencazelo mina ngicela ukwazi kusho ukuthini ukuphupha ukwazi uphefumla manzini ukwazi nokuthi Lisa urwandle olunolaka ngomkhuleko
Siyabonga kakhulu Mbotho,ngabe kusho kutsini kuphuph emathuna
Ngibe Nalelophupho Nami Ngfisa ukwazi lisho ukuthini
ngizokuchazela kanje la ukhonjiswa la kunomonakalo khona lakonakele khona ingakho isimo sempilo sakho sinokuphazamiseka kokufisayo ngawe lakuthiwa hamba uyohlambulula ukhulule lababantu ibona abalele nezinto ezinhle engabe ziba kweyakho impilo uzohamba ubalungisele makukuhle kubo kuyoba kuhle kuwe mabegezekile iyokhanya ingelosi yakho ingabi sethunzini lobumnyama ngokungedumele ngoba abayikho uyikho nawe ngoba babaseki bempilo yakho ngyabonga
Amen gogo ndike ndaphupha umama e ndisengela esibayeni efaka kujug omkhulu
Thokoza gogo siyabonga nkosiyami ungapheli ukusifundisa ❤❤
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Makwande kukhanye ❤❤
Siyabonga sisi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umama ongasekho elele ngokuthula kodwa ngaty kumele simufukule simuse kwelinyibhoki azolala kulo
Angibonge nam sisi wami ngoku chaza kwakho.yooh ngindiza phakathi kwamafu.ngiphupha.izinkomo eziningi.ngizibuze mina ngithi yinile? Ngaleso sikhathi impilo Yami imile akwenzeki lutho empilweni Yami ❤❤
Siyabonga Makhosi
Ai yabeka Gogo impela siyabonga ukucaciseleka dear
Syabonga gogo🙏
Uphule maMboTho 🙌🙌🙌🙌🙌
ngyabonga mfwethu
Sawbona Gogo ngiphuphe ngisemotweni ngakaka ngacela ukwehla sengehlile kwaqhamuka izikhukhula zith zyangihlanganisela ngabaleka ngasinda zadlela zehla 🙏
Siyabonga uyasikhanyisela kakhulu uJehova angibusisele wena nomndeni wakho
Ngiphuphe ngili-driver ibhanoyi. Heeeeey kungasemnandi😂😂😂 kanti ufake le-video. Ngiyabonga sisi. Sengi-rich
Ngsacela ungiqashe ngibe isihlalamnyango sakho
🤣ngyabonga ngane yakwethu kuyobanjalo
Sawubona cc ngicela ukubuza Uma uphupha udutshulwa muntu akushaye ngenhlavu ezimbili umasethi uphinda okwesithathu ngaphapha
Ngyabingelela MaMbotho.Ngicela ngelinye ilanga ungichazela nawa amaphupho anokubuya kaningi.1. Ukuphupha ngenza umsebenzi engiwufundele kodwa angisebenzi. Eg ngith ngiwu Thisha bese ngiphupha ngifundisa kodwa angisebenzi.2. Ukuphupha njalo ngisekhaya kubo koBaba kodwa angihlali khona kodwa nje amaphupho ami onke ngisuke ngisekhaya.Ngyabonga🙏
mfwethu ukuphupha usebenza kodwa ube ungasebenzi lokho kubika ukuthi usuke usunikeziwe isibusiso salowo msebenzi kodwa ngesimo sokuvalwa ungawutholi, lokho kudalwa ukuba semmbangeni wezidalwa zakini ezingafuni kube khona abazozuza okuhle ngawe bebe bona bengajabule lapho bekhona ingakho beveza ikobaba bakho kodwa ngokuseqinisweni kfanele ube komama lapho ukhona vele okwenza ukuthi ngibuze ukuthi babefuna ukuzokukhokhela yini kini kwanqatshwa nawe ngoba la mangibheka kuvela inkombankombane eqhamuka ekhaya lababa wakho ukuthi wena akufunwanga nawe kusukela phansi umncane kuvele engathi kwaliwa ngawe kdwa ngibone umuntu ongugogo wakomama bakho ebhekisa phansi ikhanda ngoba ethinteka kulolu daba ibona bantu labo okumele uzame ukuthi ukhulume nabo bakomama bakho ngoba la kuvela ukuthi kini babekufuna mase uzama ukuthi ungifonele mawuthola ithuba silungise lendaba 0761433135
Siyabonga nezincazelo Uma uphupha uneka I washing kusho ukuthini
Sawubona Mambhotho kucazani lokhu ngithe ngihambha nemonto ngabona inyoka encane eluhlaza enamabala amnyama ilwa nenyoni ngabuyelecaleni ngadlula lento angiyiphuphanga beyenzeka life
Sawubona sisi... ngiphuphe ngathi ngifuye amabhubesi amaningi. Amancane namakhulu kungathi ngihlala nawo ehardini
Sawubona sisi, ngicela ukubuza la, ngiphuphe amabhebheshane amathathu, endiza, aze ahlala kwisandla sami sobunxele
Siyabonga kakhulu
ngyabonga nami mfwethu
Ngiyabonga kakhulu cc ngiphuphe ngiwasha izingubo zokugcoka ngabe kusho ukuthini lokho cc
❤❤❤siyabonga kakhulu mommy mbotho
Siyabonga nkosazane🙏
Makwande Nkosazane Mbotho. Syabonga ulwazi!🙏
Wacacisakahle cc wami kwakhanya kwathi bha
Hawu jesu alikho nelilodwa engiseke ngaliphupha🙆
Molweni gogo namhlanje ndicela undincede undichazele eli phupha,ndiphupha nditshanyela ebaleni ndibesendibona umbona omhle omhlophe qhwa iinkozo ziinkulu ndiye ndazichola ezininzi ezisemigodini,ezinye ndazitshanyela,ndincede gogo
Bengcel sikhulume eceleni mayelana nenamba esifaka kuyo imali uma ngcela ungi bhekela izinto zami .🙏
Uma uphupha imali eningi engamaphepha kusho ukuthini lokho
Pewuuuu hayi thina sesibheke uyothwala,sakuhlupheka silinde ukuphupha sincela ubuso Nana fishi.Ngicela isigubhu sika 50k please.
Sawubona sisi Mangabe uphupha uyothenga izingubo ezintsha kuchaza ukuthini
🎉 aeu! Long time...akube kuhle njalo 🙏🙏
Ngaphupha izinkomo ezibomvu ezikhuluphele ngahluleka ukuzilanda ngabona ugogo ozala umama engilandela zona zonke entabeni waziqhuba zaze zayongena ekhaya ayangangidla induku kwaphela ukucasuka kumama wami nami ngakhululeka
siyabonga sisi
Hi Sisi yabonga pupile ibhanoyi bati naliya phezulu wati lomuntu wesifazane elami bt kubese kuphuma amabhaniyi abanye kulo cela kubuza kushoni🙏
Ngicela cc Hlengiwe uma ungahambi ngezitebhisi kodwa kuyikhesh kusasho into efanayo yini.
yebo mfwethu kodwa kuhluke ngokuthi uyoba nempumelelo esheshayo noma kungangalunga njengamanje bakudlule abanye kodwa okwakho kuyoshesha mase kwenzeka
Sawubona sisi Hlengiwe Ngisacela ukubuza uma umuntu egeza ngesiqunga kuyamsiza yini ekususeni izichitho namashwa amnyama Ngiyabonga usazongiphendula
Syabonga bengicela ukubuza Uma uphupha ufishi omuhle ombili usedafuleni emcimbini kuchazani?
NAMI ngale ngabbona beseManzini
Ngabe kusho ukuthini ukuphupha uyolobola.
Mina gogo ngiphuphe amabhanoyi amaningi lawa amancane nezimoto eziningi zindiza ulwandle luseduze kwaphuma ingane yentombazane igqoke ama tracksuit amhlophe kushoni lokho. Gogo
Ukuphupha amapoyisa benqamula iduku yakho bethi umama keys amahle from zimbabwe
Syabonga. Cc ncazelo ,ngicela buza kushoni phupha gibele bhasi?
Asibonge
Sawubona gogo ngicela kubuza ukuphupha usakha indlu nabo bhuti bakho abangasekho
lelo phupho likabili lingabika ukudlula komuntu lingabika ukdingakala kwedlu yabo kodwa leli elakho liqondene nokuthi konke ekwenzayo ukumela ikhaya bayokulekelela abangasekho bakuseke kulunge kuye phambili
Mina sisi ngiphuphe ufishi siwenza kamnandi ngivakashelwe sawudla ungaswmnandi kangaka
kuveza ukuthi kumele wazi ukuthi onakho ukuphiwa abakini abangasekho ngoba imifula ikhomba ikhaya labantu abaphilayo badlula manje bakuvezela imfihlo yokuthi lokhu oziphilisa ngakho kuvela kubona uboba jabulisa nabo
Ngiyabonga sisi uhlale ukhona njalo njee leli likafishi ingihlasele impela ngoba last week Friday ngiphuphe ngidoba ngodobo oluna 4 hoock ngabambi nazozonke ngize ngavuka ekseni ngazama ukugembula ku Hollywood kwanhlangazimuka nlmoya😂😂😂
Ngicel ukubuza ukuphupha ubona unkosazan yolwandle isemanzini ancolile ingithethisa🙏
Xa uphupha ubophe inkomo zitsala ikhuba lo lima....kuphinde kubekho abantu aba qokelela inkuni...lithethani
Ngiyabonga mama's mina nginikinga yokungakunbule ,ekuseni noma ngikula ukucani sister
Ngingayithola yini I nombolo yakho kunamaphupha engingakwazi ukubuza ngawo Lana ngiyacela bandlan
0761433135
Hi sisi sbonga ulwazi osipha Lona usinika ithemba ebomini bethu❤❤❤😊
maMbotho wena awushayi eceleni,siyathokoza
Hi hlengiwe bengicela inamba yakho
Sawbona sis unjan Ngicela ungsize la ngphuphe ngidiscover ukt ingane yam iyanukubezwa inukubezwa ubhutwayo ona15 ngabe kushukthin Ngbonge usazophendula 🙏
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma ,izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Min ngiphuphe izimpahla zengane zinekiwe🥺
❤❤❤
Lv u hlengi
Ukuphupha ukulona ibhanoyi
kubika ukuthi mzukwana kukhuphuka noma kusimama impilo yabathize nawe uyophakama usimame kanye nabo uphile kahle
Molo mama ndicela umaphupha konomntu ekuthengela izitya ezintsha kuchaza ntoni
Mna ndicela ukubuza xa uphuma amandi amanjngi emdaka
Siybonga mambotho uchaza kahle
Thokoza gogo kushoni ukuphupha inja and its like beyingiluma isandla kodwa ke ngakwazi ukuyibamba ngasemlonyeni ngangawuvula kwasho ukuthi iyashona
🙏🙏🙏🙏🙏
Ngiphuphe ngi gibelise amandiya emotweni ngiwa lifter. Imoto yahamba yafa endleleni, kdw kwamele ngolanda enye imoto Yami ephilayo kuze siqhubeke nenvlela
Mina ngihlutshwaa yiphuphu lokundiza viki ne viki liyangifikela
Sawbona cc Cela ukubuza ukphupha uhlezi useskoleni njalo kuchaza ukuthini plz?
Uma uphupha izihlahla Ze green pepper inkulu ichumile iluhlaza inendawo ebomvu ukukombisa ukuba izovuthwa isegcekeni Lam kwelokuzalwa engadini kutshuthini
Kuphupa lele phantsi mpahla zisesuitcasen zishwabene
Cc ngicela ukubuza ngatshengiswa umuntu 5 years back kodwa mabemveza bethi nangu umuntu wakho ngathi mina umuntu omdala kanjee laphela iphupho ngaphaphama manje ngifuna ukwazi ukuthi ngabe ngeke sisahlangana kodwa yena mina sengimbonile ezinkundleni zokuxhumana ngiyasokola umuntu engimtholayo bayamchitha ngamaphuu
Ngyabonga ngencazelo ngcela ukubuza mawuphuphq ibhanoyi liphakathi emanzini umfula oclean ocwebile ngabe lokho kuchazani
Nkosazane ngabe kuchazani ukuphupha imoto yemali ihamba ehlane
Asibonge nkosazane Mbotho. Kucazani ukuphupha inhlwathi idla izinkukhu ezimnyma?
hawu mfwethu kuhle lokho bakukhombisa ukuthi idlozi lakini eliphatha ligade okuhle kunina nilwisana nabathakathi abasemndenini wenu liqeda libulala okubi ebenivalwa ngakho nigangwa ngakho
Gogo cela ukubuza uma uphupha ujahwa inyoka endizayo kusho ukuthini
Sawbona ngicela ukbuza uma ukha namanzi olwandle bese ulwandle lukuphuce into okha ngayo namanzi ngabe usayibona kushoda ukuthini lokho
Sabona sisi ngicel ukubuza kuthi kushoni ukuphupha inyoka enamazinyo ibeinkulu lenyoka udlula izihlahla and the snake came towards me with a strong wind that made everyone run into the houses
Thokoza Gogo, ngabe uma ukhuphuka nge lift kona kusho ukuthoni
Ngcl kubuza kuchaza ukuthini ukuphupha imali eningi uWIN ama Lotto .. Igcwele ikhwama .. enye uyiphiwa abantu
Ngathi ufunda izindaba😂
🤣 ngisuke ngingaziboni
Ngicela ku caciselwa ngeli Phupho uku phupha mntana wam ezithwele?
❤❤❤❤❤
Cela buza sisi wam xa phupha uqhuba imoto intle iphelelwe yi petrol thetha kuthini
Sawubona maMbothoUkuphupha izimvu eziningi kusho ukuthin?
hawu mfwethu leli phupho liveza ukuthulisa nokwehliswa kwedlozi elikugadayo nelikukhulumelayo
Kuthetha ukuthini ukuphupha uJu (Honey)
kubika ukuphiliswa kuwe baveza ukuthi kumele uluthole ilona eliyoqeda okuyinto engaphakatji kuwe eyidliso noma ewukungcola okukuwe ngaphakathi mase kubika okuhle nokuphila
Kusho. Ukuthini. Ukuphupha. Undiza.
Ukuphupha ukwaza umuntu
Love you so much sisi
Siyabonga sisi ngecazelo yakho
Ndicela ukubuza xa uphupha igandangada ikucindezala kutsho ukuthini mzali❤❤
Syabonga MaMbotho ngicela inamba yakho ngyakudinga nokuthi ngiphuphe inkomo izala qede lasukuma lahamba inkonyane ngaphandle kokuba umvemve
0761433135 ukuzala kwenkomo kusho ukwenezezelwa noma ukwenyuswa kwento oziphilisa ngayo
Ngyabonga
Siyabonga kakhulu maMbotho, siyajabula ukubuye sikubone, unganyamalali kakhulu bo.
Siyabonga noku bona wenje kuyinto enkulu inkosi ikusise hlengiwe uphakame njalo cc wami😊😊
Amen syabonga maMbotho ngyafisa ukuxoxa lawe
Siyabonga maMbotho ukusihlaziyela.Bengisacela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha unikezwa isidleke senyoni
Asbonge Mbotho, ubusiseke❤❤❤
Siyabonga MaMbotho syakuthanda❤️
Siyabonga izincazelo Uma uphupha ushayele imoto kusho ukuthini
Amen nceku asithembe uzobe ubuya nge 15
Siyabonga sthando ♥️
Siyabonga kakhulu ngokuchaza kahle kangaka 🎉❤
Syabonga kukhona konke ngicela ukubza kusho ukuthin ukuphupha amakhowe
Syabonga ngencazelo mina ngicela ukwazi kusho ukuthini ukuphupha ukwazi uphefumla manzini ukwazi nokuthi Lisa urwandle olunolaka ngomkhuleko
Siyabonga kakhulu Mbotho,ngabe kusho kutsini kuphuph emathuna
Ngibe Nalelophupho Nami Ngfisa ukwazi lisho ukuthini
ngizokuchazela kanje la ukhonjiswa la kunomonakalo khona lakonakele khona ingakho isimo sempilo sakho sinokuphazamiseka kokufisayo ngawe lakuthiwa hamba uyohlambulula ukhulule lababantu ibona abalele nezinto ezinhle engabe ziba kweyakho impilo uzohamba ubalungisele makukuhle kubo kuyoba kuhle kuwe mabegezekile iyokhanya ingelosi yakho ingabi sethunzini lobumnyama ngokungedumele ngoba abayikho uyikho nawe ngoba babaseki bempilo yakho ngyabonga
Amen gogo ndike ndaphupha umama e ndisengela esibayeni efaka kujug omkhulu
Thokoza gogo siyabonga nkosiyami ungapheli ukusifundisa ❤❤
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Makwande kukhanye ❤❤
Siyabonga sisi ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha umama ongasekho elele ngokuthula kodwa ngaty kumele simufukule simuse kwelinyibhoki azolala kulo
Angibonge nam sisi wami ngoku chaza kwakho.yooh ngindiza phakathi kwamafu.ngiphupha.izinkomo eziningi.ngizibuze mina ngithi yinile? Ngaleso sikhathi impilo Yami imile akwenzeki lutho empilweni Yami ❤❤
Siyabonga Makhosi
Ai yabeka Gogo impela siyabonga ukucaciseleka dear
Syabonga gogo🙏
Uphule maMboTho 🙌🙌🙌🙌🙌
ngyabonga mfwethu
Sawbona Gogo ngiphuphe ngisemotweni ngakaka ngacela ukwehla sengehlile kwaqhamuka izikhukhula zith zyangihlanganisela ngabaleka ngasinda zadlela zehla 🙏
Siyabonga uyasikhanyisela kakhulu uJehova angibusisele wena nomndeni wakho
Ngiphuphe ngili-driver ibhanoyi. Heeeeey kungasemnandi😂😂😂 kanti ufake le-video. Ngiyabonga sisi. Sengi-rich
Ngsacela ungiqashe ngibe isihlalamnyango sakho
🤣ngyabonga ngane yakwethu kuyobanjalo
Sawubona cc ngicela ukubuza Uma uphupha udutshulwa muntu akushaye ngenhlavu ezimbili umasethi uphinda okwesithathu ngaphapha
Ngyabingelela MaMbotho.
Ngicela ngelinye ilanga ungichazela nawa amaphupho anokubuya kaningi.
1. Ukuphupha ngenza umsebenzi engiwufundele kodwa angisebenzi. Eg ngith ngiwu Thisha bese ngiphupha ngifundisa kodwa angisebenzi.
2. Ukuphupha njalo ngisekhaya kubo koBaba kodwa angihlali khona kodwa nje amaphupho ami onke ngisuke ngisekhaya.
Ngyabonga🙏
mfwethu ukuphupha usebenza kodwa ube ungasebenzi lokho kubika ukuthi usuke usunikeziwe isibusiso salowo msebenzi kodwa ngesimo sokuvalwa ungawutholi, lokho kudalwa ukuba semmbangeni wezidalwa zakini ezingafuni kube khona abazozuza okuhle ngawe bebe bona bengajabule lapho bekhona ingakho beveza ikobaba bakho kodwa ngokuseqinisweni kfanele ube komama lapho ukhona vele okwenza ukuthi ngibuze ukuthi babefuna ukuzokukhokhela yini kini kwanqatshwa nawe ngoba la mangibheka kuvela inkombankombane eqhamuka ekhaya lababa wakho ukuthi wena akufunwanga nawe kusukela phansi umncane kuvele engathi kwaliwa ngawe kdwa ngibone umuntu ongugogo wakomama bakho ebhekisa phansi ikhanda ngoba ethinteka kulolu daba ibona bantu labo okumele uzame ukuthi ukhulume nabo bakomama bakho ngoba la kuvela ukuthi kini babekufuna mase uzama ukuthi ungifonele mawuthola ithuba silungise lendaba 0761433135
Siyabonga nezincazelo Uma uphupha uneka I washing kusho ukuthini
Sawubona Mambhotho kucazani lokhu ngithe ngihambha nemonto ngabona inyoka encane eluhlaza enamabala amnyama ilwa nenyoni ngabuyelecaleni ngadlula lento angiyiphuphanga beyenzeka life
Sawubona sisi... ngiphuphe ngathi ngifuye amabhubesi amaningi. Amancane namakhulu kungathi ngihlala nawo ehardini
Sawubona sisi, ngicela ukubuza la, ngiphuphe amabhebheshane amathathu, endiza, aze ahlala kwisandla sami sobunxele
Siyabonga kakhulu
ngyabonga nami mfwethu
Ngiyabonga kakhulu cc ngiphuphe ngiwasha izingubo zokugcoka ngabe kusho ukuthini lokho cc
❤❤❤siyabonga kakhulu mommy mbotho
Siyabonga nkosazane🙏
ngyabonga mfwethu
Makwande Nkosazane Mbotho. Syabonga ulwazi!🙏
Wacacisakahle cc wami kwakhanya kwathi bha
ngyabonga mfwethu
Hawu jesu alikho nelilodwa engiseke ngaliphupha🙆
Molweni gogo namhlanje ndicela undincede undichazele eli phupha,ndiphupha nditshanyela ebaleni ndibesendibona umbona omhle omhlophe qhwa iinkozo ziinkulu ndiye ndazichola ezininzi ezisemigodini,ezinye ndazitshanyela,ndincede gogo
Bengcel sikhulume eceleni mayelana nenamba esifaka kuyo imali uma ngcela ungi bhekela izinto zami .🙏
Uma uphupha imali eningi engamaphepha kusho ukuthini lokho
Pewuuuu hayi thina sesibheke uyothwala,sakuhlupheka silinde ukuphupha sincela ubuso Nana fishi.
Ngicela isigubhu sika 50k please.
Sawubona sisi Mangabe uphupha uyothenga izingubo ezintsha kuchaza ukuthini
🎉 aeu! Long time...akube kuhle njalo 🙏🙏
ngyabonga mfwethu
Ngaphupha izinkomo ezibomvu ezikhuluphele ngahluleka ukuzilanda ngabona ugogo ozala umama engilandela zona zonke entabeni waziqhuba zaze zayongena ekhaya ayangangidla induku kwaphela ukucasuka kumama wami nami ngakhululeka
siyabonga sisi
Hi Sisi yabonga pupile ibhanoyi bati naliya phezulu wati lomuntu wesifazane elami bt kubese kuphuma amabhaniyi abanye kulo cela kubuza kushoni🙏
Ngicela cc Hlengiwe uma ungahambi ngezitebhisi kodwa kuyikhesh kusasho into efanayo yini.
yebo mfwethu kodwa kuhluke ngokuthi uyoba nempumelelo esheshayo noma kungangalunga njengamanje bakudlule abanye kodwa okwakho kuyoshesha mase kwenzeka
Sawubona sisi Hlengiwe
Ngisacela ukubuza uma umuntu egeza ngesiqunga kuyamsiza yini ekususeni izichitho namashwa amnyama
Ngiyabonga usazongiphendula
Syabonga bengicela ukubuza Uma uphupha ufishi omuhle ombili usedafuleni emcimbini kuchazani?
NAMI ngale ngabbona beseManzini
Ngabe kusho ukuthini ukuphupha uyolobola.
Mina gogo ngiphuphe amabhanoyi amaningi lawa amancane nezimoto eziningi zindiza ulwandle luseduze kwaphuma ingane yentombazane igqoke ama tracksuit amhlophe kushoni lokho. Gogo
Ukuphupha amapoyisa benqamula iduku yakho bethi umama keys amahle from zimbabwe
Syabonga. Cc ncazelo ,ngicela buza kushoni phupha gibele bhasi?
Asibonge
ngyabonga mfwethu
Sawubona gogo ngicela kubuza ukuphupha usakha indlu nabo bhuti bakho abangasekho
lelo phupho likabili lingabika ukudlula komuntu lingabika ukdingakala kwedlu yabo kodwa leli elakho liqondene nokuthi konke ekwenzayo ukumela ikhaya bayokulekelela abangasekho bakuseke kulunge kuye phambili
Mina sisi ngiphuphe ufishi siwenza kamnandi ngivakashelwe sawudla ungaswmnandi kangaka
kuveza ukuthi kumele wazi ukuthi onakho ukuphiwa abakini abangasekho ngoba imifula ikhomba ikhaya labantu abaphilayo badlula manje bakuvezela imfihlo yokuthi lokhu oziphilisa ngakho kuvela kubona uboba jabulisa nabo
Ngiyabonga sisi uhlale ukhona njalo njee leli likafishi ingihlasele impela ngoba last week Friday ngiphuphe ngidoba ngodobo oluna 4 hoock ngabambi nazozonke ngize ngavuka ekseni ngazama ukugembula ku Hollywood kwanhlangazimuka nlmoya😂😂😂
Ngicel ukubuza ukuphupha ubona unkosazan yolwandle isemanzini ancolile ingithethisa🙏
Xa uphupha ubophe inkomo zitsala ikhuba lo lima....kuphinde kubekho abantu aba qokelela inkuni...lithethani
Ngiyabonga mama's mina nginikinga yokungakunbule ,ekuseni noma ngikula ukucani sister
Ngingayithola yini I nombolo yakho kunamaphupha engingakwazi ukubuza ngawo Lana ngiyacela bandlan
0761433135
Hi sisi sbonga ulwazi osipha Lona usinika ithemba ebomini bethu❤❤❤😊
ngyabonga mfwethu
maMbotho wena awushayi eceleni,siyathokoza
ngyabonga mfwethu
Hi hlengiwe bengicela inamba yakho
Sawbona sis unjan
Ngicela ungsize la ngphuphe ngidiscover ukt ingane yam iyanukubezwa inukubezwa ubhutwayo ona15 ngabe kushukthin
Ngbonge usazophendula 🙏
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma ,izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Min ngiphuphe izimpahla zengane zinekiwe🥺
❤❤❤
ngyabonga mfwethu
Lv u hlengi
ngyabonga mfwethu
Ukuphupha ukulona ibhanoyi
kubika ukuthi mzukwana kukhuphuka noma kusimama impilo yabathize nawe uyophakama usimame kanye nabo uphile kahle
Molo mama ndicela umaphupha konomntu ekuthengela izitya ezintsha kuchaza ntoni
Mna ndicela ukubuza xa uphuma amandi amanjngi emdaka
Siybonga mambotho uchaza kahle
Thokoza gogo kushoni ukuphupha inja and its like beyingiluma isandla kodwa ke ngakwazi ukuyibamba ngasemlonyeni ngangawuvula kwasho ukuthi iyashona
🙏🙏🙏🙏🙏
Ngiphuphe ngi gibelise amandiya emotweni ngiwa lifter. Imoto yahamba yafa endleleni, kdw kwamele ngolanda enye imoto Yami ephilayo kuze siqhubeke nenvlela
Mina ngihlutshwaa yiphuphu lokundiza viki ne viki liyangifikela
Sawbona cc Cela ukubuza ukphupha uhlezi useskoleni njalo kuchaza ukuthini plz?
Uma uphupha izihlahla Ze green pepper inkulu ichumile iluhlaza inendawo ebomvu ukukombisa ukuba izovuthwa isegcekeni Lam kwelokuzalwa engadini kutshuthini
Kuphupa lele phantsi mpahla zisesuitcasen zishwabene
Cc ngicela ukubuza ngatshengiswa umuntu 5 years back kodwa mabemveza bethi nangu umuntu wakho ngathi mina umuntu omdala kanjee laphela iphupho ngaphaphama manje ngifuna ukwazi ukuthi ngabe ngeke sisahlangana kodwa yena mina sengimbonile ezinkundleni zokuxhumana ngiyasokola umuntu engimtholayo bayamchitha ngamaphuu
Ngyabonga ngencazelo ngcela ukubuza mawuphuphq ibhanoyi liphakathi emanzini umfula oclean ocwebile ngabe lokho kuchazani
Nkosazane ngabe kuchazani ukuphupha imoto yemali ihamba ehlane
Asibonge nkosazane Mbotho. Kucazani ukuphupha inhlwathi idla izinkukhu ezimnyma?
hawu mfwethu kuhle lokho bakukhombisa ukuthi idlozi lakini eliphatha ligade okuhle kunina nilwisana nabathakathi abasemndenini wenu liqeda libulala okubi ebenivalwa ngakho nigangwa ngakho
Gogo cela ukubuza uma uphupha ujahwa inyoka endizayo kusho ukuthini
Sawbona ngicela ukbuza uma ukha namanzi olwandle bese ulwandle lukuphuce into okha ngayo namanzi ngabe usayibona kushoda ukuthini lokho
Sabona sisi ngicel ukubuza kuthi kushoni ukuphupha inyoka enamazinyo ibeinkulu lenyoka udlula izihlahla and the snake came towards me with a strong wind that made everyone run into the houses
Thokoza Gogo, ngabe uma ukhuphuka nge lift kona kusho ukuthoni
Ngcl kubuza kuchaza ukuthini ukuphupha imali eningi uWIN ama Lotto .. Igcwele ikhwama .. enye uyiphiwa abantu
Ngathi ufunda izindaba😂
🤣 ngisuke ngingaziboni
Ngicela ku caciselwa ngeli Phupho uku phupha mntana wam ezithwele?
❤❤❤❤❤
ngyabonga mfwethu
Cela buza sisi wam xa phupha uqhuba imoto intle iphelelwe yi petrol thetha kuthini
Sawubona maMbotho
Ukuphupha izimvu eziningi kusho ukuthin?