As an African who understands African spirituality, angisibon isethwalo ku Dr Khehlelezi. Mina ngbona lesthunywa esibizwa nge Nzunza. Ayethwalelwa inzunza but iyisiphiwo. Iyasebenza ngesikholwa iphinde isebenze nangesintu. Ibhaybheli lithi abendlulile emhlabeni balele, alibabizi ngamadimoni. The book of Mathew's in the bible is listing the genealogy of Jesus. All those people were dead. Ngamadlozi akhe u Jesu. Amadlozi yowo anamadla okuza kumuntu ephusheni ngoba uyawazi. Uma bengingaphupha Umjuda or umhebheru, ngeke ngimuzwe ngoba ne language angiyazi
U Dr khehlelezi akukho apho engingiza khona uyambona uphendula Into ayaziyo and unobufakazi and ukhuluma qiniso lodwa Mabakuyeke Mkhulu ngoba kudala benze research what I see now abasenzi research sebefuna Into abangakuwisa ngayo.
Genealogy no mlando womuntu akusho ukuthi sekuyidlozi what The book of Mathew book of Kings even the book of Enoch meant was not I dlozi . Context is key . Don’t use scriptures to justify things that you have to true knowledge off. Test all spirits 🤣🤣🤣 lezi eziphethe u Dr K cha aziphumi Nkulunkulu. Money or no money when it comes to Christ he still needs more revelation . Instindiso othi ngiyeke ngingaze ngijule
Niphikisa umuntu okholelwa kubantu bakubo abafile and changed to be ngamadlozi whereas nani nithandaza ujesu ongaziwa nokuthi owakwabani wafa nini ,efela bani ,emuncengani bcs if bazalwane knows de truth ukufa kuka jesu ngabe I date yakhona iyafana every year so bcs it's finder finder akekho oyaziyo I date yokufa neye funeral niks dats why leyo good Friday its not celebrated on de same date every year like abo 27 April, June 16 youth , 09 August women's day, 24 september Heritage day . But I date yokufa kwama family members ethu ayishintshi ifana neyokuzalwa . Khulumani ke bodlozi kalikho . If ujesu bekuyinto ekhona nesile why engezanga e south Africa 🇿🇦 and why e belong to other countries but ku celebrate ne South Africa. Nithandaza izithixo zakwamanye amazwe. Foreign God. Bagobe ndumandumane eyaduma ezizweni
Dr khehlelezi,sesidziniwe kudlalwa ngulabafundisi bemanga,our culture will nvr change,uncono wena ngoba lokuthwala kwakho labakhuluma ngako,uphilisa bantu ngako,kuthwala usuke ufuna kuceba wedwa,wena ungumelaphi millions of people dey ar rich from ur help,I'm impressed cz u stand for ur words,we still gonna come to u and ask for help,either dey lyk it or not
I love Khehlelezi's honesty. I love that point when he said all these things are off the devil and the devil is doing a favor, so he will come back and request a favor from you. 🙏 Amen. That's what I been saying all along.
Siyabonga mkhulu evn Mali elinye qiniso the word Jesus it. Means thixo u zesus or zeyosi ngoba kuthiwa nge si Greek ngu Ge bakhupha Ze zeyous xa uthi Jesus uthi thixo u zeyous uthixo wama Greek laba badiqhatha bandlala ngathi mkhulu Siyabonga I'm with you 💯💯💯 🔥 basiqhathile nge Gama elithi Jesus unyana ka thixo ngu yokohoshuwa bt ama Roma Catholic church babo Zonke cawe ziphuma Roma Martin Luther church John Wesley , assemble of God bonke ABA besaya caweni baywndlala Itsindiso ikhona kodwa ikuwe it's where by usenza mithetho lishumi Umzekelo I bhayibhile kuthiwa nkululunkulu wamisa umhla wesabatha uba lilona suku azokhonzwa ngalo wona ama Roma amisa I cawe sunday imini yelanga ngoba kwakukhonzwa izithixo e Roma Monday kwakuzi king zase Roma kwa vote phakathi kwa Monday no Sunday wawina Sunday ama Roma amisa uhla wecawe uba baxokhonza ngalo sebephikisa uthixo kwi mithetho kathixo Roman Catholic church icawe yehlabathi Yama Roma It's true mkhulu kulolulwazi ndinalo Siyabonga mkhulu bandlala ngathi Lana fundisi
Mkhulu uyiqhawe uyayimela into yakho ayikho into wrong ngedlozi no Jesu aikho usangene Lo mfundisi kodwa Wena mkhulu banomona ngoba unemali Busisiwe Shem I salute you 🤞🤝
Dr Khehlelezi Yeka abantu nezinto zabo nathi senze kwethu, ubaba uyavuma aphinde alle, Sir name is the name of the grandfathers, so you were right ukuthi angasisebenzisi isibongo. Amen mkhulu, Ndumandumane eyaduma ezizweni, Nhliziyo zamadoda zibovu, Dictionary ndabadida umndeni, Ninabasedede nebasenyembani. ASHUUUUUUUUUUUUUU!
DrKhehlelezeni tnx for responding to pastor,,,I wish you should have clarified to him clearly ngesibongo which he says is clan name and yes is right but simplify to him ukuthi once he says makhado he's lifting up energy of his genealogical line meaning uphakamisa idlozi lakwaMakhado just by saying makhado ngoba that makhado ulidlozi elaliyiSpiritual...every African is spiritual even if you may not follow or agree with the journey ...but the genes of makhado and spirit dna are one thing that can never be separated ...ngichaza ukuthi once ebiza umakhado as in surname umemeza idlozi elinomoya wemvelo (spiritual energy) ngoba umakhado loyo wazalwa futhi wafa enedlozi which embraces whoever carries the dna yakwa makhado ...so if efuna ukuhlukana nedlozi lakwamakhado then he must create his own surname Spirit and black skin are inseperable ,they are one thing.its same as being black in Amerika or China you will forever be afrikan no matter what you do Daaaankooooo Sivunguvungu solwandle inyokanyoni umlilo waphansi naphezulu imina Ngiyabonga dokotela wami omuhle💪🏿💪🏿💪🏿💪🏿
Umuntu osathi isonto elakhe , baleka ungabheki emumva. Akekho umuntu okhonza Unkulunkulu ophilayo othi i Sonto elakhe ngoba uJesu wathi upon this rock I will build my church. It is his church futhi akaze washumayela ngegubhu , imali , ukuposta, inkosazane zamanzi, Finally kukodwa okusele Repent and be baptised in the name of LORD JESUS CHRIST. Kusazoshuba iyeza ingonya yeZulu, iyeze kuyobakhona ukukhala nokugedla kwamaziyo. Musani ukungena izintweni ezizonixaka.
Wayibeka yacaca kahle lento Mtaka baba yaba simple and straightforward. Ugogo wam wafa ,ujesu wafa , unkulunkulu akabonwa ngamehlo and namadlozi awabonwa ngamehlo kanti umehluko ukuphi lana haaaibo SITHINI ISITHAKAZELO SAKA MAKHADO AND WHY KUMELE ABE NESTHAKAZELO IF AKAKHOLELWA EMADLOZINI BCS ISTHAKAZELO SIBUYA EMADLOZINI NGEZINTO EZENZIWA OKHOKHO BETHU NOT ABOUT BIBLE
Dr im glad uyichaze kahle lendaba ye bible, u dnt need bible school to read the bible but umoya oyingcwele uyakuhola. and mina i also believe umuntu ukabili there is a spiritual being and the physical being. unkulunkulu akaxabani nedlozi
As an African who understands African spirituality, angisibon isethwalo ku Dr Khehlelezi. Mina ngbona lesthunywa esibizwa nge Nzunza. Ayethwalelwa inzunza but iyisiphiwo. Iyasebenza ngesikholwa iphinde isebenze nangesintu. Ibhaybheli lithi abendlulile emhlabeni balele, alibabizi ngamadimoni. The book of Mathew's in the bible is listing the genealogy of Jesus. All those people were dead. Ngamadlozi akhe u Jesu. Amadlozi yowo anamadla okuza kumuntu ephusheni ngoba uyawazi. Uma bengingaphupha Umjuda or umhebheru, ngeke ngimuzwe ngoba ne language angiyazi
Waaa ei shame
U Dr khehlelezi akukho apho engingiza khona uyambona uphendula Into ayaziyo and unobufakazi and ukhuluma qiniso lodwa
Mabakuyeke Mkhulu ngoba kudala benze research what I see now abasenzi research sebefuna Into abangakuwisa ngayo.
Genealogy no mlando womuntu akusho ukuthi sekuyidlozi what The book of Mathew book of Kings even the book of Enoch meant was not I dlozi . Context is key . Don’t use scriptures to justify things that you have to true knowledge off. Test all spirits 🤣🤣🤣 lezi eziphethe u Dr K cha aziphumi Nkulunkulu.
Money or no money when it comes to Christ he still needs more revelation . Instindiso
othi ngiyeke ngingaze ngijule
Niphikisa umuntu okholelwa kubantu bakubo abafile and changed to be ngamadlozi whereas nani nithandaza ujesu ongaziwa nokuthi owakwabani wafa nini ,efela bani ,emuncengani bcs if bazalwane knows de truth ukufa kuka jesu ngabe I date yakhona iyafana every year so bcs it's finder finder akekho oyaziyo I date yokufa neye funeral niks dats why leyo good Friday its not celebrated on de same date every year like abo 27 April, June 16 youth , 09 August women's day, 24 september Heritage day . But I date yokufa kwama family members ethu ayishintshi ifana neyokuzalwa . Khulumani ke bodlozi kalikho . If ujesu bekuyinto ekhona nesile why engezanga e south Africa 🇿🇦 and why e belong to other countries but ku celebrate ne South Africa. Nithandaza izithixo zakwamanye amazwe. Foreign God. Bagobe ndumandumane eyaduma ezizweni
@@ttkamara1193 😀
Dr khehlelezi,sesidziniwe kudlalwa ngulabafundisi bemanga,our culture will nvr change,uncono wena ngoba lokuthwala kwakho labakhuluma ngako,uphilisa bantu ngako,kuthwala usuke ufuna kuceba wedwa,wena ungumelaphi millions of people dey ar rich from ur help,I'm impressed cz u stand for ur words,we still gonna come to u and ask for help,either dey lyk it or not
Thank you Dr khehlelezi for standing on your words… am so proud of you, I will forever bow down and worship you🙌. You killed this interview 🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Worship him 😳😳😳😳
Ay ngath sunehaba sisi
Worshipping a ma,its isolation.
Sindi Ndlovu worship?
Did she say worship
Amen 🙌🙌🙏 mkhulu muhle Jesu l thank you god bless u amen 🙏🫂💙
I love Khehlelezi's honesty. I love that point when he said all these things are off the devil and the devil is doing a favor, so he will come back and request a favor from you. 🙏 Amen. That's what I been saying all along.
I respect your honesty Dr khehlelezi. And I thank you. God bless you my brother 🙏 shalom
This is affecting us ngicela kuyekwe ukubizwa okhokho bethu ngamadimoni because bakhishwa iplate bakhishwa ngomthi hayi ngokhokho bethu aba
Ngiyavumelana nawe sisi
Abayeke ngoba abafundisi basifuna imali esontweni mina ngingafakaza ngiyazi bathatha namandla omuntu abambona ukuthi une lucky bayamsebenzisa
Dankie mkhulu🙏😘🙏Waze walikhuluma iqiniso elimsulwa labo pastor bagxeka amasiko wabo bakhooelwe inkolo yabelungu bona bathi abantu abangasekho amadikoni bakhohlisa abantu ngoba bona ebusuku bayanyonyoba iziphandla bazifihla ngezingubo sophela sidlala lolukholo lwabo mina ngiyakholelwa osinkweni lami,edlozini,Kanye nakezidalweni zakithi unkulnkl ngoba uyena owadala ukuthi kube Nawo wonke lamagama asexaka bona opastar laba
Khehlelezi don't stress your self..you are a man of God. And in your ancestors. I saluted you. I wish can be close to you. Maybe God bless you. Amen
Are you the man Doctor Who married a man straight talk all the way from Nigeria to South Africa
Amen Mkhulu qhubeka phumelelisa isizwe 🙏🙏❤️❤️❤️
Danko Mkhulu Khehlelezi, Ndumandumane eyaduma ezizweni shlahla zomhlebe, Dictionary.. i stand our African spiritualism.. our ancestors we honor them
Amen Mkhulu,ngibonge Indlela olimele ngayo iqiniso phakathi kwenkolo yebhayibheli kanye nenkolo yesintu lena esibizwa ngamadimoni ngikwethulela isqgoko Ndumandumane🙏
Sibonge Professor Khehlelezi ngokuchaza umlando wabelumbi 🙌🏿🙌🏿🙌🏿
Ndumandumane eyadumezizwe. I salute you mkhulu.
Ivele iqhamuke isihleka kancane imakwabo madoda. Siyabonga ngokusimela thina banikazi besintu sakithi.
Ashuuuuuu mkhulu wam 🙌Uyi qhawe sosha. Into oyikhulumayo iyacacabha syabonga nge qiniso lakho nokuba wuye. Uyasakha imihla ngemihla usenza sivule amehlo siphile ngempilo ye qiniso ukuze umuntu angazi soli ksasa. Kune wukuth ukuntu yonke into ayenzayo ayenze ngoku qonda 🙏for that Mina ngithi syabonga mkhulu unkulunkulu asigcinele wena bancane abanye qiniso nabano thando lwabantu nje ngawe 😇🙌🔥🙏🙏🙏
Excellent Dr Khehlelezi uyibekile induku e bandla. Dumandumane ngiyakuvuma Mina Mkhulu 😘👏
KKK I respect ama Zion thy not tuh be graduated formally but thy graduated spiritual 🙏🙏🙏
Respect Zion people those people baholwa ngumoya🙌 surrende ngabo
True that isthunywa esisebenza laphana
Wayiphendula kahle imibuzo Dr Khehlelezi siyabonga
Loko akusho ukuthi u legit phela
🙏🙏Dr khehlelezi ngiyakuzwa min 50% Jesu 50% idlozi
Dr Khehlelezi must help Pastor Makhado for free so that Pastor can come testify...🙏😇🙏
Nje bayafihla babulala nabantu
I respect you Mkhulu because ur show us the right thing so that we must not forget who we are 🙏🙏🙏🙏
Khehlelezi bantshele mfowethu Hola
Amen and amen mkhulu ngiyakuvuma abafundisi bethu ezayoni ngikhulele khona mkhulu futhi angijiki angifuni nje umuntu ozongitshela ngedlozi athi ngiphume uyadlala angibalahli.abakithi mkhulu ngime nje ngizaze ngife ngimedpozini lami mkhulu batshele mkhulu banike amaqiniso njee wodwa phambhili mkhulu phambhili ngeqiniso🙏🙏🙏🙏🙏
Siyabonga Dr khehlelezi ngokutshela abantu iqiniso nakungafihli ukuthi ungubani usukaphi nalento siyabonga dokotela
I really like you Dr Khehlelezi for the truth
Thanks Dr K ...we stand with you ..
Thank you mkhulu wakhulu iqiniso lonke siyabonga
Eye bible ngima naye u Dr khehlelezi kwamele sizibhalele I bible lethu bantu abamnyama
Big up mkhulu sibongincazelo ngezinkolo zombili
Thank you for clarifying and differentiating the 2 beliefs mkhulu✍✍🙌🙌
Siyabonga mkhulu evn Mali elinye qiniso the word Jesus it. Means thixo u zesus or zeyosi ngoba kuthiwa nge si Greek ngu Ge bakhupha Ze zeyous xa uthi Jesus uthi thixo u zeyous uthixo wama Greek laba badiqhatha bandlala ngathi mkhulu Siyabonga I'm with you 💯💯💯 🔥 basiqhathile nge Gama elithi Jesus unyana ka thixo ngu yokohoshuwa bt ama Roma Catholic church babo Zonke cawe ziphuma Roma Martin Luther church John Wesley , assemble of God bonke ABA besaya caweni baywndlala
Itsindiso ikhona kodwa ikuwe it's where by usenza mithetho lishumi
Umzekelo I bhayibhile kuthiwa nkululunkulu wamisa umhla wesabatha uba lilona suku azokhonzwa ngalo wona ama Roma amisa I cawe sunday imini yelanga ngoba kwakukhonzwa izithixo e Roma Monday kwakuzi king zase Roma kwa vote phakathi kwa Monday no Sunday wawina Sunday ama Roma amisa uhla wecawe uba baxokhonza ngalo sebephikisa uthixo kwi mithetho kathixo
Roman Catholic church icawe yehlabathi Yama Roma
It's true mkhulu kulolulwazi ndinalo Siyabonga mkhulu bandlala ngathi Lana fundisi
Very good Professor Khehlelezi tell them thrueth
Thanks Dr wayibeka ❤
Tx Dr ngeqiniso lakho ngiyethemba nonendlebe uzwile bakithi lento ekhulunywa umkhulu kuyiqiniso elingephekwa 🙏
Wow Dr K Ndumandumane ngiyafisa ukuthi zikhale impela sibone ukuthi ubani inkunzi ekuhloleni,abakubize Bese ungazishiyi izithakazelo beseziyakhala☝☝☝
Thanks for clarifying this doctor .siyabonga ume njalo
Uyinkunzi Dr Khehlelezi ,uyayimele intoyishoyo👏
I love you Mkhulu Khehlelezi ngise Mount Frere Eastern Cape ngith phusha Khehla lam
Thank you Mkhulu.ngizwisisa yonke into kahle manje.ngiyayibonga kakhulu le nkulumo yakho.big up Mkhulu
Abanye bathi idlozi libisa ukufa ekhaya....Noo elami idlozi liyangisebenzela ...ogatsheni boya benyathi. Asodimoni angivumi lokho..amen mkhulu uyalibeka iqiniso mkhulu
Nami kunjalo liyangisebenzela nje sikhathele abafundisi abaphika amadlozi
🙏🙏🙏 Iyoo 🤔🤔🤔 I've learned a lot from Mkhulu Khehlelezi this is revelation
Ngiyabonga Dr Khehlelezi uyindoda emadodeni🙏
Ngiyabonga skhulu Sami ❤❤❤
Amen Mkhulu,hai uyalikhuluma iqiniso Mkhulu phambili ngeqiniso phambili
Amen,Im speechless,ndiyayithanda inyaniso yakho Dr Khehlelezi.
Where can I get you Dr please I need you
Mkhulu uyiqhawe uyayimela into yakho ayikho into wrong ngedlozi no Jesu aikho usangene Lo mfundisi kodwa Wena mkhulu banomona ngoba unemali Busisiwe Shem I salute you 🤞🤝
Dr Khehlelezi
Yeka abantu nezinto zabo nathi senze kwethu, ubaba uyavuma aphinde alle,
Sir name is the name of the grandfathers, so you were right ukuthi angasisebenzisi isibongo.
Amen mkhulu,
Ndumandumane eyaduma ezizweni,
Nhliziyo zamadoda zibovu,
Dictionary ndabadida umndeni,
Ninabasedede nebasenyembani.
ASHUUUUUUUUUUUUUU!
How can you call your parents n your family members demons. 🤔
Umkhulu Amen ngithi mine bayeke abathu bazihambele ebumnyabuni namuhla kunje LA emhlabeni labantu ahamba befathuza nje ngima nawe mkhulu Amen
Dr Khehlelezi uyati ukhuluma Ngani..... Dankie Dr
Dankoo.Dr K.abantu bakithi balahlekile,bendlala osomathuba bezicebisa ngabo.
Dr khehlelezi thanks you,straight talk I'm happy ure answer all questions
Banyise dokotela liciniso limile # the son of the soil thumbs up 👍 👌 👏 🙌 😀
dr khekhelezi you are a rare diamond
Wow prof khehlelezi''liyatsh' ibhayi abangagxeki abantu umpande zotatomkhulu bethu hayi madoda.
Wayibeka yavela obala Mkhulu . khuphulamandla Dr Wodumo
Ayy ngiyavuma u Dr Khehlelezi usivule amehlo bhuti ngiyakuhlonipha mfet2
Ndikubamba ngesandla mkhulu 🤞uyayithetha I nyani icawe azisekho nyani ngoku amen 🙏mkhulu big up
Siyabonga Dr Khehlelezi
I respect u mkhulu khehlelezi please 🙏 help with my business I do plumbing and tilling I hire 5 guyz.please grow by business
👏👏👏Amen khehla la Makhehla.Tell them Prof.i like that 50/50 part.50% ancestors and 50% jesus
DrKhehlelezeni tnx for responding to pastor,,,I wish you should have clarified to him clearly ngesibongo which he says is clan name and yes is right but simplify to him ukuthi once he says makhado he's lifting up energy of his genealogical line meaning uphakamisa idlozi lakwaMakhado just by saying makhado ngoba that makhado ulidlozi elaliyiSpiritual...every African is spiritual even if you may not follow or agree with the journey ...but the genes of makhado and spirit dna are one thing that can never be separated ...ngichaza ukuthi once ebiza umakhado as in surname umemeza idlozi elinomoya wemvelo (spiritual energy) ngoba umakhado loyo wazalwa futhi wafa enedlozi which embraces whoever carries the dna yakwa makhado ...so if efuna ukuhlukana nedlozi lakwamakhado then he must create his own surname
Spirit and black skin are inseperable ,they are one thing.its same as being black in Amerika or China you will forever be afrikan no matter what you do
Daaaankooooo
Sivunguvungu solwandle inyokanyoni umlilo waphansi naphezulu imina
Ngiyabonga dokotela wami omuhle💪🏿💪🏿💪🏿💪🏿
Ashuu Nduma Ndumane eyaduma ezizweni. Dictionary ndaba zidida umdeni. Nhlinziyo zamadoda zibomvu. Akwande okuhle Professor Khehlelezi
Dr. I m really proud mkhulu ngedlela okhuluma ngayo, unesbindzi and ukhululekile
I like your confidence
You won Doctor K.
Amen Mkhulhu yhoooo... Kukhonkothwa ehambayo mnat indonwabisile kakhulu Incazelo yakho futhi qhubeka usivuse isizwe sokhokuho bethu. Ude usize nabo bangaqondiyo bakuleqella imisebenzi yesiphiwo sakho👏👏👏
Amen mkhulu 🙏ngizwile mina ubatshela inyani🤣ngikholelwa ekuthen akukho okufihliwe engayokuvela thina ke mazulu sinethakazele zobaba mkhulu bethu🙌🙌
Yabona mkhulu uyinkinga kakhulu 😍😍😍🥰🔥🔥🔥🔥
Nd unkulunkulu ngyafisa ukuth ngifike kuwe ngyethemb 1dy ngyofika kuwe
Amen 🙌♥️ mkhulu 🙌🙌🙏🙏♥️♥️🤗
Thank you Mkhulu
Dankie mkhulu Kehlelezi batshele bakohliwe imuva labo
Is true i have had the story so many times ⏲️axpecially from the people who come from Africa 🌍is true leave Doctor Khehleleza alone people
🤞🤞🤝🤝🙌🙌😊💯💯👏👏🫂 thank you mkhulu 🙌🙌
But emaqinisweni izayoni Zion is the only church esingathi kusasontwa
Apostolic churches as well.....
@patrick kahle ke
Nami impela I prefer iZion azinayo inonsense
@@ncedoradebe6426 umalume ungumfundisi akumhawu liyabhubha. Akathakathi uyanya
Dr is it possible for me not having business but getting amandla, I have plenty of problems dat I want to share with you
Powerful Mkhulu
Thank you mkhulu🙏
Please invite me in this conversation as a Christian
Min ngzoth nje power 💪 mkhulu nghamb nawe waybeka yazwakal
Batshele dr ngemaciniso odvwa lawa babaleka neliciniso laba uma ungaya ngalemigulukudvu le ungahlupheka wedvwa
please bless me
Umuntu osathi isonto elakhe , baleka ungabheki emumva. Akekho umuntu okhonza Unkulunkulu ophilayo othi i Sonto elakhe ngoba uJesu wathi upon this rock I will build my church. It is his church futhi akaze washumayela ngegubhu , imali , ukuposta, inkosazane zamanzi,
Finally kukodwa okusele Repent and be baptised in the name of LORD JESUS CHRIST.
Kusazoshuba iyeza ingonya yeZulu, iyeze kuyobakhona ukukhala nokugedla kwamaziyo. Musani ukungena izintweni ezizonixaka.
Amen mfoka Dlamini.
Amen🙏🙏
I salute you, mkhulu
Umfundis uMakhado ukhuluma inzwabethi bandla ngoba akathwasile.... wahamba wayofundela ibhayibheli, uma ekhuluma ngomoya he quotes Bible verses akakhulumi into ekhulunywa umoya kuye ngoba awukho umoya owehlela kuye okhuluma naye... Yena ukhuluma ngomoya owakhuluma kwabanye abantu hhayi yena ngoba akanasiphiwo 🕯️👏🏾. Ukungazi kufana nokungaboni.
Wayibeka yacaca kahle lento Mtaka baba yaba simple and straightforward. Ugogo wam wafa ,ujesu wafa , unkulunkulu akabonwa ngamehlo and namadlozi awabonwa ngamehlo kanti umehluko ukuphi lana haaaibo
SITHINI ISITHAKAZELO SAKA MAKHADO AND WHY KUMELE ABE NESTHAKAZELO IF AKAKHOLELWA EMADLOZINI BCS ISTHAKAZELO SIBUYA EMADLOZINI NGEZINTO EZENZIWA OKHOKHO BETHU NOT ABOUT BIBLE
Siyakubongisa. Mkulu no. 1
Dr Khehlelezi how can I be a membership
Dr im glad uyichaze kahle lendaba ye bible, u dnt need bible school to read the bible but umoya oyingcwele uyakuhola. and mina i also believe umuntu ukabili there is a spiritual being and the physical being. unkulunkulu akaxabani nedlozi
Thanks Mkhulu ngeqiniso
Ndiyabonga mna mkhulu uyiphendule nam imibuzo ebendinayo ngala video yakho yasemanzini, ndake ndadideka futhi andakukholwa, I salute you ndoda yamadoda 🙌 mnxim confused Makhado shame yena, wayothwala le Nigeria wazoqola abantu wazothi xa exakwe yimikhovu yakhe waqala wazosintwelela esixelela ngezinto awazenza
Bashaye shlahla somdlebe,bazini laba?,Abana culture uyazizwela nje,Thank you singamaZulu Thina,Dankoooo
I'm trying to whatspp you but no one has respond me yet 😢I need ur help
im worried about abantu abahamba lento athi ;isonto lika dr khehlelezi im really woried, the guy dont know what he is doing .yihla bawo
South Africans people are Clever for ever.
Yeyi u can say that again, they know everything 🤣🤣🤣
😅😅
Uyiqhawe wena Dokotela!!!!! You knew the intention of this interview before time... but you agreed to do it...
Ndumandumane yaduma ezizweni unqobile phansi ngabafundisi bama foreigners phansi ... phambili ngo Dr Khehlelezi phambili .....
KHEHLELEZI IS THE GODFATHER 😄😄😄😄😄 BONKE LABO LOPHOLO BABEFUNDISI BAKHALA NGAPHANSI KWAKHE.
Amen khehleza khuluma
And so man loved darkness and hated the light for fear that their work would be exposed.
NGIYAJABULA MANJE NGOBA HLEZI BEKUKHULUMA KABI UBAGEQE AMAGULA MANJE NGOBA ABAYITHANDI IMPUMELELO YAKHO BACABANGA UKUTHI UTHWELE 👏👏
Jesu yena wayefundaphy sewubuza umkhulu ufundephy........ Isifundo yinto oyinikwa ngumntu nguban othe lenfundiso iryt.............. Moya ulamlayo khame mfundisi mhan
Danko Dr. Khehlelezi
Syabonga Dr waze wasimela isintu sethu empeleni lo makhadu uzosbhedela Lana thina sinawo amadlozi
Hi Mkhulu, you are so brilliant and you are an expert in your work.