Sisi kanti wena awufun I necard lengane ngoba uthembe ukuthi ugogo uzo kondla ingane nge mpesheli yakhe kodwa iyahhola uyabheda akbuye ama social worker 🎉🎉🎉🎉
Ukhuluma njalo lo sbu... uyangicika Sandile mfthu ngicela umyeke uSbu ayikho into ozoyilungisa la uma ezophikisana nohlanya lwentombazane... mele ngabe uyathula ebe impempe yedwa lo bese Magwaza ulungisa udaba... myeke sandile nihambe
Akulula ngoba ingane inesibongo samama kuphela, ukwenza lokho ma igam lakho ne ID number kuvela kwisifiketi sengane. Ma uyindoda lempi inzima ize ifike kuma DNA to prove ukuth ingane eyakho.
Eish my brother sorry waze wakushisa kabuhlungu locc but ncese buthi wam❤
Eyy izimpi enibhekana nazo koda bafethu awbuke njeh sekuze kushiswa umgadi wezimpi manj 😢eish koda syabonga ngomsebenzi wenu omuhle ❤❤❤🎉🎉🎉
You guys are hardworkers of note💪🏽
Sisebenzile isgora, ebezosha kakhulu uSandile ngoba ebefulathele, kusinde i-target engubaba kaMelo
Sandile Magwaza awuve ungichaza mawusuthi ntombazane uphinde uthi mawakhe tjooo ....
Ngikuthanda to the moon and back 💋💋❤❤❤❤❤❤ ngijabula kabi😙😙👏🏻👏🏻👏🏻 ❤❤❤❤❤
Job well done by the gaurd to block that boiled water he deserves a bonus 👏 👍 👌
yebo
Landoda inesdina nayo ikhuluma kakhulu❤
True
Sacela nimbophise losisi ngeke
Please share your contact details or email us at umjoloshow@gmail.com
Please share your contact details or email us at umjoloshow@gmail.com
Ngivumelana nawe Bucie ijele alimqoqe😮
Kodwa uyakhona ukuya kuma social worker uluchaze udaba bekusize yimali ye ngane le ngeke
Impela mele nimbophise uyacika
ikhadi lihlala la kunengane khona
Nje!
Kunjalo nje bakithi ikhadi umantunta nengane..la Iya khona nekhadi lilapho..
Kubuhlungu ukuzalisa into engasile ekhanda uhlanya ke lolu
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ngiyakuthemba nkabi Yami uzobuya nalo sengishaya umthandazo omncane nkulunkulu kamagwaza siza phela😅😅❤
Umama onjani kanti lona ubani owathi imali,yeqolo eyenu bo mawengane ngoba lemali eyengane kumele ihlale lana ekukhona ingane
Lo ushaywa iskole
Sisi kanti wena awufun I necard lengane ngoba uthembe ukuthi ugogo uzo kondla ingane nge mpesheli yakhe kodwa iyahhola uyabheda akbuye ama social worker 🎉🎉🎉🎉
To us🥂 esbizwa yi notification 😊
🥂🍹
🥂🥂
Walumithisa uhlanya sbu😂😂😂
🎉🎉🎉🎉
🤝👊
Sandile I always salute you bra bt iyingozi ke le show njengoba senishiswa ngamaketela
Kumele iqaphele inkabi yami, uyingozi umuntu othi 'ngiyabuya'
Sisi wabantu ungabashisa bonke kodwa not my HOST AKA FASHANISTA uzoshawa ithina ke 😂😂
Magwaza kodwa,uhlezi usikhulumela kuthi singashawa I salute you
Iqiniso lithi ikhadi lengane lihlala la kuhlala khona umtana hamban niye kuma social worker shiyan lentombazane niye kumaSocial niyochaza istory myeken😢
Uba4 uyayi mosha lento kutabonakala ukuthi uba4 uyifunele izidingo zakhe kuzomele uyise iCard kugogo not kuba4.ubheda ompela ubu4 Kube ibingekho loomali ye grant uba4 ubezo kwenzanjani.ubafo Kahle Kahle uyalaya
Nawe bhuti awusizi ngalutho ngoba ubaba kaMelo ufuna icard leqolo yini ngathi ufuna umama kaMelo baba ka Melo iya kaSassa ngoba lobhuti akakusizi ngalutho umela lo wesifazane khipha icard leqolo cc usile wena
Card aliye.kugogo hayi leroboo walesidakwa sendoda
True bazolivala ikhadi engalokhe eziphathisa ngekhanda ubhuti uhlanya lolu bakhuluma izinto okungaziwe ngazo
Impela icard aliye kugogo
Magwaza mfowethu 💪Mase uthi ntombazane🤝
😂😂😂
Ikhadi lengane impela kumele liye kugogo no baba ka Melo ayeke ushaya umuntu wesimame
Manje umshiselani
ay uMaka Melo uphuza Reboost every morning haaa Energy engaka 😩
😂
We Sandile 😂😂😂😂😂😂😂umdlwane wenja eqothukile ulokhu ugwavuma hawejesu ngaze ngahleka ungamkuqula ugogo wena
EYYYY SHEM SANDILE WAVELELWA YILOLUBHEMEME LOMFAZI, ( ungchaza sewuthi NTOMBAZANE 😁😁😁
Wasizalisa isithutha bhuti 💔😥
Haibo! Wenja😂😂😂😂😂
Azikhale azikhale azikhale strong 💃💃💃✋✋✋ima wooo uze ushiswe nje kwenzenjani 💔💔💔
Ukhuluma njalo lo sbu... uyangicika
Sandile mfthu ngicela umyeke uSbu ayikho into ozoyilungisa la uma ezophikisana nohlanya lwentombazane... mele ngabe uyathula ebe impempe yedwa lo bese Magwaza ulungisa udaba... myeke sandile nihambe
Khonozoba inja khonozoba imbongolo..nakhoke 😂😂
Wema akathuli u Sbu bahlangene ngokufana akekho owehlela ngaphansi bengeke balaste
Akundoda yalutho le, umfazi lo
Siyabonga kaMagwaza kodwa icard ezandleni zika gogo
Kodwa lentombazana "Aybo Wenja" Waze wakuhlaza wee mhawakhe..Yabona ke manj sekashisa Sgora sethu😢
Nhlanhla,uzoboshwa,akuyoneyakho leyomali, ebese ke uyeka ukugwinya izimpempe, zizokulimaza esiswini
Ay my brother ncers ngokusha... plzz thathan ubhuthi aye kwa doctor ushile shemm
Kodwa lani bobhudi liyabathola bafazi ewu ipempe leyi engakhathali ayiiii 😂😂😂😂😂
Lihla lapo kukona umntwana
Akathuli kodwa uSbu. Ubalandelen abantu Uma ezobuye aphazamise. Hayi I yakhuluma nalo cc istrata nje
Ngiyacela ntombazane nawe presenter😂😂😂 kodwa u gal unedrama 🤞🤞🤞khipha i card
Usisi should be reported kwaSassa ngalomsangano wakhe. Ikhadi leli achoma ngalo liyovalwa.
Mfana ka magewaza siyabonga
But eish u Sbu nomfazi wakhe hay
Waze wangidina namuhla host Loko Inika lentombi ichance yaba aqhibeke anye
Ai Cha lobaba kaMelo wakhona Akezwa Yeeeeer,Ukhulumela safuthi ngathi Umfazi,Ngisho esekhuzwa Wiiiiiiii hai
Ugogo akahambe aye kasassa bazoyvala aybhalise yena
Case closed🎉
Uma esitifiketi sengane sikunina engafuni Nas ngakhona yini umalo ukuyokweza njalo mina ngine copy yaso kwaphela
@@sbusisombatha-bd1tocela ubaba wengane ayo print outer e home affairs I think bangamsiza achaze inking
Akulula ngoba ingane inesibongo samama kuphela, ukwenza lokho ma igam lakho ne ID number kuvela kwisifiketi sengane. Ma uyindoda lempi inzima ize ifike kuma DNA to prove ukuth ingane eyakho.
@buyiengcobo9 ey Jah neh
Yabankulu indaba yecard leqolo e SA Jehova koze kuphume izidumbu nobaba bezingane sebengaze balwe bajuluke engabe uzama amatoho yebo Icard kumele liye kugogo ohlala nomntwana
Letha icard ntombazana😄😄
Unesineke uSandile, besethi 'Ntombazane' noma 'Nkabi yami'.
Yhoo hay unaso shm ngekhe ayikho into enje yhuuu
😄undigqiba xa esith ntombazana hay yandiqwela
Shame amanye amadoda ahlukumezekile sesingawabiza nje ngezinja bt kuningi abhekana nakho inking ileligama elithi indoda aykhali bt balimele obhuti bethu shame
Joh Mama ka melo nobaba ka melo hayngiya nivuma xem ngisho u sbu hay hay hay sorry kuwe sgora bakushisili
Mbophisen lo sisi uyiphara ,ikhadi lengane lihamba nengane
Nami ngivumelana nawe makaboshwe loSathane
Aboshelwen 😂😂😂 coz uyasho ukuth yinja ubaba ka melo
Y lamadonda angakufakeli plastic ngoba uthi unawo😅
Unamanga doti wazi ushayana nesfazane wena doti mubi sis gaaaaa Waze wagcasula demet....
Kwanzima bafowethu.Nizifice zithutha izimbila la.Vuka uzithathe baba ksMelo.Hambani kuma Scial worker kuvalwe leli card.
Maka Melo wanolaka 😅😂hambani kaSassa lizovalwa kubhaliswe lo ohlala nengane ilula lento niyeke lo msangano woMama ingane yodliwa ngama chips isidakwa lesi
Lo ngudoti kamama icard lihamba lengane
Webabakameloh😅😅😅😅😅😅😅uhlanya olunje athi musani ukulokhunihleba la ngami 😅😅😅😅
Ngisaphinda ngithi isilima sentombazane wangwinya impempe
Lempempe engadingeki neqeda umdlalo omnandi
Sishiyeni leslima sendoda engakwazi ukthula
Hayiiii mama Melo usile khipha ikhadi lengane liye enganeni uyawazi umthetho uyazenzisa
Ubaba wengane naye unenkani
Ubaba wengane unenkani nescefe akaludingi usizo uzoveza u u ubuyena
Kwasa!!! No UMJOLOSHOW,😂😂 ay kunzima emhlabeni... Syabonga Njinji and Team❤❤
😅😅😅😅
Please share your contact details or email us at umjoloshow@gmail.com
Njinji you a hero uhlezi unqoba keep it up my brother 🙏
Yaze yanolaka bo inkehli, unina kaMelo!!!
Yhooo mfo ka Magwaza ne team yakho niyasebenza siyabonga.eyi nizwile bo ukumemeza kwabantu abanje ngingahlanya yhoo
Aiiiii ngeke uMaka Melo😂😂😂😂😂Shembe
Yaze yanesidina indoda kacc ikhuluma kakhulu nobubi, syabonga Magwaza ayikhuphule uyindoda en uyakwazi ukubekezela intombazane enolaka olungaka sixolise kwi bouncer ngokusha big up muhle umsebenzi weni ngisaya kothandaza noMatifane❤❤❤
Yislima uSbu ukhulumela kakhulu nx ufuna beer lona yikho efuna le card
Iyadina lendoda mxxx ithanda ukukhuluma, iqhophisana nomuntu wesifazane red flag
🤣🤣🤣🤣🤣ulwabishi nje wemikhuba yokubhonya abafazi wehlulwa ngeziny insizwa
Ayi bekunzima kakhulu la.uksiza abantu abazdakelwe😂😂
Umaka Melo ubalekela ichilo lokuthi unekhadi okungafanele libe kuye ingakho ekhuluma engami nolaka😂
Mmmm ushile ubhuti webakith umaka Melo ubusy nokukhulum😢😢😢
Okuhlala kungihlekisa ukuthi laba futhi abacela ukusizwa uma sebefika bavele bavutge kakhulu kanti bebecela ukukhulunyelwa ngoba vele behluleka ukuzisiza, banenhliziyo nalaba hleze iningi imali abayitholayo lapha. Basiza abantu abangafuni ukusizwa .
Yeeeyi yaze yakuhlaza intombazane Jesus😢😮😮😮😢😢
Yabhlungu inhliziyo yami ngobhuti oshisw amanzi💔💔😭😞😓
Isidla mlilo inkosi ngempela lesi..kodwa ke imali yomtwana embanga ulaka😂😂
Weeeee ngabe ngyabayeka mina msangano phela lo wiii bo ngsanganiswa nayilomsindo nje🙆🙆🙆
Hawu uSandile usethe akukho ryt ukufika emzin womuntu bezobanga umsindo,ibona yin ababanga umsindo ngoba iloMama ka Melo...
Lo mama akafuni kulungiswe and uthi amadoda akhe ayamondla but akafuni ukudedela i card
Hayi uyopha lo cc emlonyen. Unodlame ushisa abantu ngamanzi
Yooooh maka Melo ngeke 😂😂😂😂😂😂she's sick this one🤞
Weeeeeeeèeeeeee ukhinkalolu valan lemali udakwangayolemali lo akanikan thuba
😂😂😂😂😂hhaibo umdlwane wenja oqothukile,hhaibo cster
Kazi kukephi neBhamshela la. Yey uyakhuluma nangu usisi wabantu😅😅😅
😢Magwaza uyabekezela ngeke Mina ngikhone ukubekezela abantu abanje bengizoba trabha boyi 2 ngibashiye kanjalo ngiyazi umsebenzi wakho awukuvumeli lokho kodwa mina bengiyoqala ngabo
Ay cha niyashela bobhuti bethu ulaka olungaka kumakameloh
Hayi lo cc kuzolunga kanjani make phakamise izwi kanje no sbu naye hayi azithi mzala
Olwani ulaka ntombazane ngathi nasekhanda awuphilile kahle kahle thula phela balekani nani nimyekelani umuntu uma ethi ngiyabuya anomvimba ngoba one day umuntu uyothi uyabuya kanti uyolanda isbhamu umuntu uma esephumile musani ukumvumela angena endlini niyofa one day islima sentombazane
Waze wangibulala ngensini noMagwaza eseyibiza inkehli ngo mawakhe!!!
Eish ncese no gada bhuti😢😢 lodoti onolaka olungaka😢😢😢😢
Mama melo unalenkani engiyithandayo 😋
Sheshisa sheshisa Hhayi sheshisele😅😅😅😅😅😅😅😅 ai we Sandile uke wathwala kanzima😅😅
Kdwa Maka Melo idrama 😂😂😂😂😂😂 wavele wababhoyila akekho ryt lo Cc ngath ilowakithi ongilamayo uliqhofozan iqolo lezingane namanye madoda
😂😂😂😂 to the bodyguard "indoda aykhali"😂😂
NoSbu uyabheda kodwa uthe ufuna kusizwa😢 .le couple umsangano nje🤣🤣🤣🥱😆
Aii cha uyadakwa lo sbu kodwa njinji kahle kahle komele ngabe umfumba ngempama nje
Umuntu ozomsiza akaphilile okwangempela udinga ukulungiswa kwayena kungcono ngigcine lapho ngingaze ngimbize ngelinye igama Lo Sibu akaphili ngempela 😢😢isilima sangempela lesi ngidabukela ingane okwangemela
Besingekho isidingo sokulolanda ikhadi, ikhona indlela elula kakhulu.
Yaze yayinja intombazane loboetie wayehlukumezeka shame lana uyabonakala nje locc ukuthi umalala epayipini😢
Ngivele ngiphele xasele uthi ntombazani😂😂😂😂😂
Hey nalendoda iyavuza emlonyeni 😂😂😂😂
Nilibele ulonompempe ushile ubhuti ngabe nimnika usizo imali yengane ihlala lapha okunengane khona Futhi valani ama camera nithi ukumfundisa ukuhlonipha amadoda Waze wanomsindo lona wesifazane
I wanted to say the same thing. Ukusiza oshile novukuvala macamera.
Ingane ngiyayibona bengiyithengela ama chips 🍟 nje izolo 😂😂😂😂😂😂 .
😂😂😂😂 ay kunzima uhlanya lolu
Muhlawula icala sekusho nokushintsha isbongo sengane?😮😮 Yikho sekuzalwa kangaka kanti😮👏
Unamadoda akho mangaki kanti
Hahaha msangano wamadoda akhe bcz akamondli udla imali yomntwana
Ukhulumela safuthi nangu usisi, ngenhloso yokbalekela iqiniso😂😂😂 uyanyanyisa shame!!!
Kweminyi mizi banedrama siphi isdingo somsindo maubona macamera😂😂😂
Ugula ngekhanda locc true nansi
Shame man😓. Sandile and bodyguard askies bafowethu
Ibuhlungu lobhuti engakhulumi nokhuluma😢😢