Kusuke impi kudlalwa uMgangela emkhosini weLembe

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 81

  • @thembacebo-zd6gi
    @thembacebo-zd6gi 11 місяців тому +15

    Leynduna zenzan lezi, umgangela onjan wona lo, estikin kugcwala abantu abangaphezu kweshumi nanhlanu. 🙆‍♀️🙆‍♀️ nenzan weynduna nizobulalisa iynsizwa??

  • @ctheh95sandile20
    @ctheh95sandile20 11 місяців тому +9

    Umsangano womgangela lo ngath indina azikho abantu bagcwala phakath kanye kanye mxmmm umbhedo wenduku lo

  • @user-tr5ng2ri7q
    @user-tr5ng2ri7q 11 місяців тому +7

    Angeke ngakhali ngabe asiwona mkhosi weLembee lowo kohlezy kumnandi nje..kube bengemzulu ngangaba yini❤

  • @mzwakhemsimango4459
    @mzwakhemsimango4459 11 місяців тому +7

    Krona abathi abanye amagwala kodwa dololo esgcawini. Yehheni izinsizwa zesmanjemanje ngezibhamu.

  • @LunganiNtuli-ee1bh
    @LunganiNtuli-ee1bh 11 місяців тому +2

    Lomuntu wedansani Eli Bleu udinga inhlamvu nje umzumelani umuntu udoti wegwala wangidina yazi

  • @sizwethusi9261
    @sizwethusi9261 9 місяців тому

    Cha njer ngibone uqala kuthi lomgangela ngeke lawuleke iynduna zihluleka njer uqala abagcwali abantu estikin kangaka

  • @nhlanhlahlengwa2631
    @nhlanhlahlengwa2631 10 місяців тому +1

    into yokugcina engayidlala le mina

  • @PhumlileRobertNguse-ng1mv
    @PhumlileRobertNguse-ng1mv 11 місяців тому +2

    Akukho mdlalo lah isiphithiphithi

  • @Ndabenhle_mkhize1
    @Ndabenhle_mkhize1 11 місяців тому +2

    Hlangana Zulu 🙌👑👑👑🙌🇿🇦🌍💯

  • @SphiweSphiwe-vn6ie
    @SphiweSphiwe-vn6ie 2 місяці тому

    Woo yasuka ngempela😂😂😂

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 11 місяців тому +3

    Umgangela akungeni inqwaba estikini lento ebeyenziwa lapha inobunuku ayikho clean

  • @thamsanqasikhakhane7658
    @thamsanqasikhakhane7658 10 місяців тому

    Zidlale Kahle lezinduna zokgcina, ikhona nje kuthi bungahlelekile lomgangela ingakho bezimana nje

  • @dumisanindwandwe6498
    @dumisanindwandwe6498 10 місяців тому

    Awuuu lezii ezingezansii zyesabaa sunkaaa aziphumi njee

  • @celimpilombatha7039
    @celimpilombatha7039 9 місяців тому

    iqhathiwe lempi induna zehlulekile ukulawula la

  • @lindilendzimande224
    @lindilendzimande224 11 місяців тому +2

    Umgangela onjani lona zikuphi induna umakuvele kuphithizele wonke umuntu zifanele nokulwa ayikho lento

  • @macalenikleinbooimahlangu5204
    @macalenikleinbooimahlangu5204 9 місяців тому

    Iezi nsizwa ziyasabana umgangela uyazithemba bo

  • @user-wv9ip4dm4t
    @user-wv9ip4dm4t 11 місяців тому +1

    Ay'hlelekile induku yangenhla nes'fundazwe

  • @jackiephilasandemgegeba
    @jackiephilasandemgegeba 11 місяців тому +2

    Bantu bangaphesheya kothukela iyona nduku yomsangano enihlala nizncoma ngayo le

    • @richardgasa820
      @richardgasa820 10 місяців тому

      Abazi lutho phesheya kothukela,futhi abahlelekile. Abeze la nganeno babone ubuhle bento yeSintu

    • @jackiephilasandemgegeba
      @jackiephilasandemgegeba 10 місяців тому

      Mfwethu iqiniso lelo 🤝

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 11 місяців тому +1

    Umdlalo but bit dangerous

  • @user-ns2ns5ue5d
    @user-ns2ns5ue5d 10 місяців тому

    Eyan impi

  • @dumsanivilakazi3938
    @dumsanivilakazi3938 11 місяців тому

    umsangano nje lomdlalo must be banned

  • @SphiweSphiwe-vn6ie
    @SphiweSphiwe-vn6ie 2 місяці тому

    Kanti lempi abathi isukile isukephi🤷🤷

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge 9 місяців тому

    Yini ke le? Kuseyiwona umgangela njalo? Ahhh mxm

  • @PhysohShangase
    @PhysohShangase Місяць тому

    Manje usezunyelwan umuntu

  • @mpumelelomkhaliphi7795
    @mpumelelomkhaliphi7795 11 місяців тому +1

    Manje icamera uyibukiselan emoyeni??

  • @siphamandlapanuel4891
    @siphamandlapanuel4891 11 місяців тому

    Fuseg ngathi senifaka o ANC nje ngeke kuphinde kulunge nebham

  • @buhlebuyezanxumalo
    @buhlebuyezanxumalo 11 місяців тому

    😂😂😂😂nsizwa zini Lezi ezibaleka kangaka kodwa

  • @sibusisonjabulodhlamini5794
    @sibusisonjabulodhlamini5794 10 місяців тому

    Qhude manikiniki!

  • @Mathimlisa
    @Mathimlisa 10 місяців тому

    Ngyaphoxeka kuthi uMgangela ebukhosini weLembe lo
    Ai ngeke
    Kuyazunywana kugcwele amavaka nje induna angazi noma zidakiwe yin
    Kumele kubenje kubheda yonkinto

  • @innocentndimande5165
    @innocentndimande5165 11 місяців тому

    Umbedo njeeee lowu

  • @andyboisphexxulu1364
    @andyboisphexxulu1364 10 місяців тому

    Isdididi saCameraman asisabonanga kugcinephi sesbuka izihlahla manje

  • @nhlanhlazwane4994
    @nhlanhlazwane4994 11 місяців тому

    kant nibuye nibe ziphukuphuku nona umgangela nxx.....

  • @youtupe80
    @youtupe80 11 місяців тому

    msangano nje wodwa lona it's 2023.

  • @user-kq4kq2sw2g
    @user-kq4kq2sw2g 10 місяців тому

    Kumnandi makunje izinsizwa🙏🙏🙏✊✊✊💯

  • @user-rn9tw6xg5q
    @user-rn9tw6xg5q 10 місяців тому

    Abantu abayeke kusuka nezimpi zangakubo bezoziqhuba kulomkhosi okunye umbono wami induku yethambo kumele ivalwe emgangeleni

  • @phelelanintuli5613
    @phelelanintuli5613 10 місяців тому

    Zenzani lezinsizwa manje ubugwala umzumelani omunye umfana

  • @khae74
    @khae74 10 місяців тому

    Sekumele kuphathwe izibhamu ke mase kunje

  • @bavelilemkhize5150
    @bavelilemkhize5150 10 місяців тому

    Manthola ithuba zinsizwa neznduna zenu nize ngapha kwelakit emkhomaz nizofunda induku nokuhlonipha istiki

  • @iyolalaibonene1196
    @iyolalaibonene1196 11 місяців тому +1

    Ey kwasuka okwase stranger

  • @zamindlelabiyase3967
    @zamindlelabiyase3967 10 місяців тому

    Izinduna zayiqatha lena ngeke

  • @Kennyk429
    @Kennyk429 11 місяців тому

    Ngiyathanda kubuka umdlalo wenduku but lo uyacikana cos bonke abantu bagcwala phakathi engabe kungena one badlale aphume kungene abanye kube nje clean estikini kwenziwa engathi kuyaliwa umbhedo lo. Kufanele kugcine kanje vele lento ayina control umsangano nje

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli 11 місяців тому +1

    U president akazihambi izinto ezingasile lapho kubsa khona uzimpi.

    • @nokuthulahlongwane6086
      @nokuthulahlongwane6086 11 місяців тому

      Look around you. The world is war. You are a hero of your own struggles in life. You can't win personal wars without inner strength. Let them exercise resilience. There are things that life throws at us.

    • @sbusisongubane9337
      @sbusisongubane9337 11 місяців тому

      ​@@nokuthulahlongwane6086Wow!this is powerful Mangwane,i love it

  • @9onkentbc833
    @9onkentbc833 10 місяців тому

    Ngingakdubula ngo magazine wonke ebsweni ungjume kanje ungancwatshwa ungagezwanga wethu

  • @MfanaNtuli
    @MfanaNtuli 2 місяці тому

    Nga save kanjan le video

  • @user-lz8ph3yy2w
    @user-lz8ph3yy2w 11 місяців тому

    Ubhut lona ovikise induna yaduba ibisisele yodwa fut izama ukulawula isimo

  • @sphamandlavukani7496
    @sphamandlavukani7496 11 місяців тому

    😂😂😂aykuale babhem

  • @user-lg4fp2ii7p
    @user-lg4fp2ii7p 11 місяців тому +1

    Impi phakathi kwamaZulu namaMpondwe

    • @khanyisomtolo7810
      @khanyisomtolo7810 10 місяців тому

      Kanti ayaliphatha amaMpondo ihawu???? Ngiqala ngqa ukukuzwa lokho ngomlando wamaMpondo.

    • @jackiephilasandemgegeba
      @jackiephilasandemgegeba 10 місяців тому

      Ungasjwayeli kabi wena msunu obani amampondo

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 11 місяців тому +1

    Ziyakhala ngempela manje 😂😂😂😂

  • @user-hb1ik6jm2i
    @user-hb1ik6jm2i 11 місяців тому

    Ususitshengisa izihlahla namafu manje

  • @Professormagaye
    @Professormagaye 10 місяців тому

    Mcm

  • @zodwazulu1726
    @zodwazulu1726 11 місяців тому

    Kona funa kwenza sure ubuyemuva nengozi

  • @gwazelankomo377
    @gwazelankomo377 11 місяців тому +1

    Uphi nje uNgizwe ngenke umbone kodwa emlonyeni uyopha

    • @user-bv8el1jh3n
      @user-bv8el1jh3n 11 місяців тому +1

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂 kodwa nawe

  • @Mahlatshwayiva
    @Mahlatshwayiva 11 місяців тому +1

    Zikhona izinsizwa kwelakithi kwaZulu madoda.❤

    • @Mathimlisa
      @Mathimlisa 8 місяців тому

      MandlaHlela-nr4wx
      Angazi ukuthi uzibonaphi insizwa la kwenzeka into ephoxa kanje ukuzuma umunt

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 11 місяців тому

    I'm sure ubugade ukthi uzobona uPhakel'umthakathi nakhona uma eshayiwe.

  • @sazisopheneus1963
    @sazisopheneus1963 11 місяців тому

    Iyona ke induku yaphesheya koThukela lonsangano lo

  • @khanyisomtolo7810
    @khanyisomtolo7810 10 місяців тому

    Angabaqeda amaBhaca laba.

  • @zimelemedia3625
    @zimelemedia3625 11 місяців тому

    Lezinduna amavukane why kugcwale abantu estikini

  • @cacisanimdlalose8974
    @cacisanimdlalose8974 11 місяців тому

    Uphi uBhejane inkunzi

  • @user-ur4uh9oo1k
    @user-ur4uh9oo1k 11 місяців тому

    Zulus dance

  • @Nkocy877
    @Nkocy877 6 місяців тому

    😅

  • @mthokozisicele7067
    @mthokozisicele7067 11 місяців тому

    Kudlalwa nini pho??

  • @PhysohShangase
    @PhysohShangase Місяць тому

    Ayokho lento

  • @mfanafuthihermanthusi5408
    @mfanafuthihermanthusi5408 10 місяців тому

    UMbhede lo Ngoba kuzofa umuntu ngivumelana noMfwethu ophawule wathi izinduna azenzi kahle zibulalisa izinsizwa.

  • @siphozulu2808
    @siphozulu2808 11 місяців тому

    Ayihlelekile lento & ngelinye ilanga kofa abantu baphi abaholi bezinsizwa ngoba yibo okumele behlele lento

  • @user-ye6fc8sq7x
    @user-ye6fc8sq7x 11 місяців тому

    Esakephi lesphukuphuku sedansani?

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 11 місяців тому

    Mina i don't like lento yomgangela inobungozi nje ngoba bangakushaya kabuhlungu ulimale

  • @JoelNkosi-xk1ym
    @JoelNkosi-xk1ym 11 місяців тому

    Ll

  • @Nkabewrong-ed6zp
    @Nkabewrong-ed6zp 10 місяців тому

    Ngakhumbula Umtebheda ebabulala ngodonkani khona la. Ethi abashaye ulayini. Hhayi lento eyenziwa la