Taxi Owner ibamba ingane yalo ijola no Taxi Driver Part4😭

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 13 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 2,7 тис.

  • @kingzosotv2965
    @kingzosotv2965  5 місяців тому +157

    Angikaze ngimubizele ubaba uDriver
    Ubabawayo ubheke imoto ebihamba ngayo kwi Tracker bengakwenza kanjani ukuthi ngiqhathe ngempilo yomuntu😢😢

    • @phakathikwezinjarsa1436
      @phakathikwezinjarsa1436 5 місяців тому

      @@kingzosotv2965 Iyezwakala Leyo Ndoda Koda Loludaba Bafo Libucayi Male Mawuzobahlanganisa Bikela Amaphosiya Akukhaphe Abe Khona Endaweni Ukuze Aqaphe Kwawena Awuphephile Ndoda

    • @MhlengiYeni
      @MhlengiYeni 5 місяців тому +9

      Eyii Sphiwe, phuma kulento mfwethu

    • @ZinziKwanele
      @ZinziKwanele 5 місяців тому

      We bhuti ZOSO .Bekunganjani uzame ukuthola ìlunga londeni kababa wengane okungawumfowabo nikhulumisane naye myb yena engezwa kancono kunobaba ba gal,aphinde amenze aqonde kancono baba lo.iphutha selenzekile vede akasale sehlisa moyo.ngoba manje into zokwenzeka uzo looser ngane yakhe labatwana abasakwazi kubekezeli bayashesha kuthathizinqumo ngempilo zabo, owami umbono ushonjalo.okanyeke uxoxisane no tax association ucele bambonise njengamadoda myb sobakhona isxazululo uzobalalena. Ngyabonga bafo

    • @sthembisoh.mngadi2961
      @sthembisoh.mngadi2961 5 місяців тому +8

      Ngiyakubonga nkunzi ngobuqhawe kwakho

    • @ThembaGumede-g5x
      @ThembaGumede-g5x 5 місяців тому +5

      Ayisengangawe le bafo

  • @mzwandilesakati7120
    @mzwandilesakati7120 5 місяців тому +253

    I'm a father of three beautiful daughters between 18 and 30 years old angisiboni isizathu sokugxhampukela kwi privacy yabo except teaching them values of life

    • @bhekashange1124
      @bhekashange1124 5 місяців тому +5

      Uyivalele kakhulu ingane waqede wayibeka kwi situation engelula neze ngoba nayo bekumele iphile njengabo bonke abesfazane.

    • @SibusisoSimakade-ti4gg
      @SibusisoSimakade-ti4gg 5 місяців тому +1

      Nje.

    • @njabulomkhwanazi1866
      @njabulomkhwanazi1866 5 місяців тому

      Siyabonga ukuzwa lokho bhuti

    • @mphoradebe9107
      @mphoradebe9107 4 місяці тому +2

      The father is hurt but that is not the way to solve a problem by the way his daughter is pregnant already

    • @VirgilioNeverdie
      @VirgilioNeverdie 4 місяці тому +2

      Ngokuya kwami lento ubaba makamxolele bahlale pantsi bayilungise please makamxolela

  • @BalungileCele-sn5lo
    @BalungileCele-sn5lo 5 місяців тому +55

    Aw Nkosi kwaze kwabuhlungu ngaze ngakhala Nkosi yam bazalwane ngicela sikhulekele labantwana nomphathi wohlelo King Zoso..ngyabonga..

  • @monicagogela8301
    @monicagogela8301 5 місяців тому +47

    Awu it seems like the girl loves this guy, I don't know why the father can't stop to separate them

  • @clintonndlovu3092
    @clintonndlovu3092 5 місяців тому +40

    King Zoso, abantu abanengi bathi yeka lento. Ungayeki lento ngeyakho boy. Akekho umuntu owazalwa elolwazi but sonke sifunda ngendlela sithole ulwazi siphakathi. Qhuba Zoso zinengi impilo ozozishintsha. You were born for this.

  • @nwsaTV
    @nwsaTV 3 місяці тому +7

    Ntombhela congratulations 🎉 you will win the award 🥇

  • @chrismeister6498
    @chrismeister6498 5 місяців тому +14

    I like the work you're doing pure passion and dedication. Uzmisele ngo msebenzi wakho

  • @eliotndou9357
    @eliotndou9357 5 місяців тому +15

    Thanks for your job it's looks like taxi owner is starting to cool down, keep helping them please Zoso 🙏, the Lord be with you till you solve this problem,

  • @DemyJojo-wy1ne
    @DemyJojo-wy1ne 5 місяців тому +66

    Lobaba uthwele ngale ngabe angeke athukuthele kangaka ngomjolo nje, ai ngeke umcebo uyahamba manje uya kuloya driver manje, ngeke aqhume kanje ngeke ngeke😮

    • @NthabyMothobi
      @NthabyMothobi 5 місяців тому +1

      True

    • @NomzamoNgobese-y2w
      @NomzamoNgobese-y2w 4 місяці тому +1

      Kunzeka nalokho uqinisile

    • @AngelineTenza
      @AngelineTenza 4 місяці тому +1

      Yes iqiniso lelo

    • @sthembisosthe9069
      @sthembisosthe9069 4 місяці тому +3

      No no uyacabanga lo Baba ukuthi uphoxwa ukuthi uthembe yona lengane cz iyona ekoleka imali KO drive so usabela ukuthi engalakhekelwa imali ngomuntubamuthembile

    • @sphamandlasandile3531
      @sphamandlasandile3531 4 місяці тому +1

      Ihlukumeza imizwa yengane why ngaytheni

  • @SebenzileNkambule
    @SebenzileNkambule 5 місяців тому +12

    Yizwa nje inganijabuleni yo hlanganisana, nesokalayo 😍😍😍UTHANDO ALBONI!!

  • @ReginaMotsi
    @ReginaMotsi Місяць тому +13

    Ubaba lo unomuthi ,uyasebenzisa umthanakhe kuma business akhe that's why he doesn't want her to fall in love with someone,,mark my words🤞

    • @HlengiweKhumalo-ic7ig
      @HlengiweKhumalo-ic7ig 16 днів тому

      Siyibonile thina lento ubhuti wam walobola intombazane kanti uyise wenza ngayo isbopho sesthwalo sakhe wuuuh sacishe safelwa yingane kamah

  • @ceciliandlovu5175
    @ceciliandlovu5175 5 місяців тому +41

    Mum Dudu Lady Dee from Khozi Fm and Ingwenya Msweli must help you they know how to speak to elder people

    • @siyandazwane1912
      @siyandazwane1912 5 місяців тому +1

      Uqinisile ayikho phela lento lomlisa uyabona ukuthi uzikhulumela nezingana futhi ezimsabayo

  • @diwaunitymasuku4548
    @diwaunitymasuku4548 5 місяців тому +93

    😭😭 Ubhuti lokhu egqoke same jacket namanje eish waze waphila kanzima kwaze kwabuhlungu

    • @masibongentuli3384
      @masibongentuli3384 5 місяців тому +3

      Isono😢😢😢

    • @KaibeTelang
      @KaibeTelang 5 місяців тому +3

      Kunzima seriously very versatile abusive

    • @AntonZwane
      @AntonZwane 5 місяців тому +2

      Uthwelenzima UBhuti wabantu - kubuhlungu ngoba akakuhlelanga konke okumehlelayo ...⛔

    • @ZandileElsie
      @ZandileElsie 5 місяців тому

      Ngiyaxolisa ukuhleka

    • @sibusisomahlaba6221
      @sibusisomahlaba6221 5 місяців тому +2

      Nalo taxi owner usagcoke Zona leza mpahla nama tekki

  • @LindokuhleNsikaMbhamali-j6d
    @LindokuhleNsikaMbhamali-j6d 22 дні тому +2

    Intombazane iryt mina angiyigxeki if imizwa isebenza kwakumele izijabulise ft mubheka lentombazane ineqiniso ft iyamthanda umjita nengane eyikhulelwe iyayithanda ngoba ibingeke itshele muntu ibizozithathela yona isnqumo sokukhipha isisu kodwa yangasikhipha . ❤ ngikufisela inhlahla siswami uyalimela iqiniso

  • @KwaneleMemela-p4t
    @KwaneleMemela-p4t 5 днів тому +1

    Weh babo bengingeke ngiyilandela kodwa ngayiyeka mhla ntombazane nekwerekwere elikhanda izitofu ngoba ngabona kudlala ngathi LA sor

  • @SamkeMbhele-c3t
    @SamkeMbhele-c3t 5 місяців тому +113

    Siyabonga ukusikhombisa ukuthi udaba luhambakanjani

    • @SoccerBallerZ-home
      @SoccerBallerZ-home 5 місяців тому

      By putting his life on risk? You people are selfish

    • @makhosimazubane1701
      @makhosimazubane1701 5 місяців тому +3

      @@SamkeMbhele-c3t inkinga ke nalobaba wengane uyawabona lama vidio nezmpimpi zakhe kungancono bayilungise engekho amacamera ngoba wow..

    • @mavismatyolo7538
      @mavismatyolo7538 5 місяців тому +1

      Uqinisile

    • @SoccerBallerZ-home
      @SoccerBallerZ-home 5 місяців тому

      @@mavismatyolo7538 bro moja love TV show faces and them they hide faces and make their safety as an excuse😭💔, we wanna see faces so we know if these people really mean these story

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 5 місяців тому

      Even off camera unamehlo amaningi lobaba nxaa. Kepha one day naye uyofaa​@@makhosimazubane1701

  • @priscillancube5773
    @priscillancube5773 5 місяців тому +60

    Cishe Yama inhliziyo yami mekufika idemon eliwu baba kagirl iyathusa lento😢

    • @LindaMpapa-zj9ij
      @LindaMpapa-zj9ij 5 місяців тому +1

      Hayi jonga vele ndathwali zandla ndakhala awufiku girl ehleli nalo mfana😭😭😭

    • @priscillancube5773
      @priscillancube5773 5 місяців тому

      @@LindaMpapa-zj9ij thanks to his bodyguard eish

    • @AyandaFreedom
      @AyandaFreedom 5 місяців тому +2

      Lobaba uhlulwa ukwamkela ukuthi ingane iyamthanda lomjita and ayizimisele kuhlukana naye

    • @zamazuluzulu2356
      @zamazuluzulu2356 Місяць тому

      ​@@AyandaFreedomLengane why ivalelwa igadwe kangaka ay lobaba naye uharsh kakhulu

  • @ZaneleMothibe
    @ZaneleMothibe 5 місяців тому +145

    Lo baba .yisilingo 😢 abusive as well.wena presenter phuma lana stop being a hero .tell police .and you are putting that guy in danger as well.

    • @VeronicaGriffiths-w5i
      @VeronicaGriffiths-w5i 5 місяців тому +6

      After all trust me the presenter will be in trouble also coz he's not going to spend a lot in prison 😢

    • @GauweMashiloane
      @GauweMashiloane 5 місяців тому

      I like you comment ❤❤❤

    • @NtombikayiseNtombela
      @NtombikayiseNtombela 5 місяців тому +3

      Akaluyeke ngempela loludaba luyingozi kuzophuma izdumbu

    • @phakathikwezinjarsa1436
      @phakathikwezinjarsa1436 5 місяців тому +8

      Akekho Umuntu oyinsimbi Lana Emhlabeni Lona Akatholelwe NIU Makungafa Lobaba Kungalunga Kukhululeke Abantu

    • @NomalangaZondo-p2g
      @NomalangaZondo-p2g 5 місяців тому +1

      Nje uzofa lo Zoso

  • @xolintuli7364
    @xolintuli7364 19 днів тому

    Thats pure love ingane ziyaphoxa what if lobhuti ufuna imali ku gal ngoba vele ushadile uyafihla hhayi ngeke ubaba ubeyivikela sinezingane as single parents and nazo zizala zingashadile bese kwenzeka exactly okwenzeka kithi this is protection baby gal , pure love tough love ubezifunela ukudlala ngawe yizwani bantwana bethu , buka nje unezingane akasho kuwe , this guy used you and wenza sho uyalutheka isigebengu sendoda uJesu uzokusiza khohlwa nguye ungahlukanisi imindeni

  • @HappyMkhize-v6l
    @HappyMkhize-v6l 4 місяці тому +7

    Nawe zoso uyayidonsisaaaa into, izimo ezinje zodinga uvele uhlale odabeni, wenaaa yonke into idriyer kude unesimo sobukhehla nje zoso, hlala odabeni sekoze kuqhamuke ubaba futhi ayi awe uyayibhrisa show😮😮

  • @Mzothulemweli
    @Mzothulemweli 5 місяців тому +51

    Nobungane kugcwele ikhanda kuwe zoso mfana
    Nd ngalobungane bakhe uzobulalisa ubhuti . Lento bekmele ngabe Kade wasiza ubhuti wayfaka emapoyseni or umenzele protection order, ugcwele ukudlala ku crs nx

    • @BonganiChaugue
      @BonganiChaugue 5 місяців тому +3

      A agree even moja love channel 157 DSTv please

    • @AsandaNdelu-g7d
      @AsandaNdelu-g7d 5 місяців тому +1

      Kodwa is it true or they just acting??

    • @NombuleloNtuli-mo7jg
      @NombuleloNtuli-mo7jg 5 місяців тому +1

      Useyingane zoso phuma kulento ozifaka kuyona ayikufuni

    • @siviwekulu6996
      @siviwekulu6996 5 місяців тому

      Good question ​@@AsandaNdelu-g7d

    • @EdsonNcubeLanda
      @EdsonNcubeLanda 5 місяців тому +1

      This is a joc it's not true yooh

  • @LungileThandeka-lj2fm
    @LungileThandeka-lj2fm 5 місяців тому +91

    Zoso ujehova Akuvikile umncane for kulezinkinga ozixazululayo zingaphezu kwamandla akho zihlula amadoda 😢😢😢😢😢😢😢😢

    • @SithaEsihles
      @SithaEsihles 5 місяців тому +1

      Kwaze kwanzima

    • @ThembiAgnes
      @ThembiAgnes 5 місяців тому +3

      Nawe King zoso mfethu awuphephile kulesimo. Taxi owner angani dubula nje nonke. We just praying for this guy omithisile.😢

    • @NompumeleloNtombela-sd4bb
      @NompumeleloNtombela-sd4bb 5 місяців тому +1

      I second eyokuthi unkulunkulu akuvikele Mahlobo

    • @marthamotuba3825
      @marthamotuba3825 5 місяців тому +2

      @LungileThandeka-lj2.Someone MUST talk to King Z to go to social workers 🙈

    • @SizeniMbambo-b8b
      @SizeniMbambo-b8b 5 місяців тому

      Sorry sthandwa Sami kwaze kwabuhlungu if ube rich lobhuty bezomthanda Ababa??

  • @SphamandlaMchunu-n3p
    @SphamandlaMchunu-n3p 5 місяців тому +32

    Cishe wafa bakith ubhuti wabantu efela uthando🙆‍♂️.ngikhetha ukuyfundisa eyam ingane bese ngiyyeka izenzele iznqumo zayo.Lapho izngane zamantombazane izona ezibheka ikhaya abafana sebephume kanje.noma zngaba namaphutha okwazo,rather than controlling too much

  • @NomthandazoGwala-y9g
    @NomthandazoGwala-y9g 5 місяців тому +14

    Zoso mfethu nobhuti uSpha uThixo anivike kukho kukho khonke Jesu ngenelela kulesimo sethembe Wena kukho konke Smakede siyakuncenga Thixo 👏👏👏

  • @thapelokubu58
    @thapelokubu58 4 місяці тому +2

    Thanks King Zozo, my sister you are real don't let you pain take over your mind, strong women like you are very rear, it may help you to see the world in a different angle and change coordination. Be strong.

  • @kingzosotv2965
    @kingzosotv2965  5 місяців тому +101

    Bafowethu ngisazama ukuxhumana no Shameni walela Renk asebenza kulo lobaba
    Ngyethemba kuzolamula🙌🏾🙏🏾😭😭kunzima

    • @EmmanuelXulu
      @EmmanuelXulu 5 місяців тому +4

      Lamlani weZoso kubi

    • @SiphoMSANE-e1f
      @SiphoMSANE-e1f 5 місяців тому +6

      Ai kodwa ngeke esayishaya ingane kuncono futhi ngoba neqinjso useyalazi lobaba lokuthi ingane ikhulelwe

    • @ntlantlandzoyiya7047
      @ntlantlandzoyiya7047 5 місяців тому +5

      Zama fethu ei kunzima kulendoda

    • @ZandileMazibuko-pg5ey
      @ZandileMazibuko-pg5ey 5 місяців тому +6

      Syacela ukuth ilamuleke lento

    • @Buyisilencane-jg7hr
      @Buyisilencane-jg7hr 5 місяців тому +8

      Baba akehlise umoya zonke izingane zidlula emaphutheni

  • @latitaabuti8057
    @latitaabuti8057 5 місяців тому +78

    Lendoda mayisho phela mayithwele ngalengane, awu kuqala ngaye yini ukuphoxwa yingane. Amagazi wabantu ayahlanyisana vela yikho enjena

    • @Philane762
      @Philane762 5 місяців тому +1

      I think so bro eishh

    • @sibongilemalembe1001
      @sibongilemalembe1001 5 місяців тому +3

      Uthwele ngayo qobo kuyazisho akekho umuntu ongenza manje enganeni eyizala

    • @sibongilemalembe1001
      @sibongilemalembe1001 5 місяців тому +4

      Lengane izothola I miscarriage

    • @TalentZulu-jg1lj
      @TalentZulu-jg1lj 5 місяців тому

      Qinisile bhuti

    • @mabuyihlengwa8692
      @mabuyihlengwa8692 5 місяців тому +2

      Unesthunzi lobhuti uthwele uyamuzwa nje Uma ethi uzombulala 😢😢 akekho okufanele are kusho Kona ukuthi vele into. ayijwayele le yokubulala😮😮 ingakho ebaleka uyamazi

  • @nofikatikilili5
    @nofikatikilili5 5 місяців тому +67

    Lobaba yes ukwatile nam ndingakwata kodwa yena okukwatisa kakhulu ukuthi lomfana uyahlupheka. Hey ukuhlupheka abantu abarich abakufuni xa uhluphekile abakuboni ungumntu babona nje isdwedwe

    • @SphamandlaLwandy
      @SphamandlaLwandy 5 місяців тому +2

      Yizwa nj umubiza ngoskhotheni Lapho umuntu amsebenzelayo😢😢😢😢

    • @HlobisileNompumelelo
      @HlobisileNompumelelo 5 місяців тому +1

      But if ingane yakhe isithanda isichaka kuryt ubaba aka accept 😢

    • @NokuthulaNgubane-gn1qu
      @NokuthulaNgubane-gn1qu 4 місяці тому

      Kwanzima

    • @MncedisiGamede
      @MncedisiGamede 4 місяці тому

      yona lengane athi ubaba uyikhulise kahle ngendlela ifensa o taxi driver kanjan eykhulise kahle..ay le owner alime ngalodoti walo.lengane ithi inabobhuti so y from the first place bekunga kheshisi ama jita..angeke uhalise ibhubesi ngenyama..okwabhuti ubu wrong ukuvumela ingane yenze lodoti bekumele akubeke kucace uze ngomsebenzi ai ngomjolo

    • @aviwezikhona7937
      @aviwezikhona7937 4 місяці тому +1

      Yhuuu kubuhlungu ukuhlopheka xeim

  • @topsymtshali7541
    @topsymtshali7541 5 місяців тому +7

    Kufanele abantwana bethu sibafundise ngokuziphatha ukuze impilo ibe ngcono noma sesidlulile emhlabeni but izingane azingaphili ekhaya sengathi zisejele.Umntwana angazibulala nokuzibulala bakithi.Ibuhlungu lento🤦‍♀️.Angivuni muntu la kodwa asiqaphele indlela eskhulisa ngayo abantwana bethu🤔

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni 5 місяців тому +11

    No one:
    King Zoso on the phone : eh eh eh!!! Eeh!!! Sawubona.😂
    love this show.🎉🎉🎉

  • @bhekimthembu1076
    @bhekimthembu1076 5 місяців тому +29

    Eiy bafowe2 cela nisize kuloludaba 😢 yazi kabuhlungu nkosiyami ba wrong boy2 kodwa mase kunjena kuyadingeka ukuthi kwehlisa umoya kudluliswe lesimo asikho ryt yazi 😢 mmmmmm

  • @MafikiNgubane-ti9xt
    @MafikiNgubane-ti9xt 5 місяців тому +19

    Ngeke King Zoso udlala ngobhuti uwena obiza lobaba luyeke loludaba luyakuhlula ngoba kuzofa umuntu

    • @KnowledgeGwala
      @KnowledgeGwala 4 місяці тому

      Udlala ngo king wena, ingane yahamba NGEMOTO kayise enr trecker

  • @nhlanhlamajola2364
    @nhlanhlamajola2364 5 місяців тому +5

    Mina ngifisa si donate bakithi lobaba akhokhelwe izinkomo azifunayo ngengane yakhe ashadiswe nalengane

  • @akachillas6437
    @akachillas6437 2 місяці тому +1

    She's not wrong at all as a person she deserves to be in a relationship to be happy and have life.i really don't understand why his father refuses her all that especially to be in love n he was going to do it for how long unless he want to sleep with her daughter.

  • @ShanduMpumi-oh3pf
    @ShanduMpumi-oh3pf 5 місяців тому +47

    Ay Wena King Zoso yeka mfana uyahluleka,uzobulalisa omunye umntwana yeka nje total.

    • @nobuhlemhlongo211
      @nobuhlemhlongo211 3 місяці тому +2

      And le iyamhlula ingaphezu kwakhe isdumbu sizophuma la king Zoso is childish 😢

  • @SiboneloSifiso
    @SiboneloSifiso 5 місяців тому +38

    We sphiwe boy uzofaaa phuma kulento wemkhaya izoba ngawe lento coz I owner ngeskhat uqala ukulifonela lakhombisa ukut liyawalandela ama video akho god bless you ntuana

    • @ThabitaLettah
      @ThabitaLettah 5 місяців тому +2

      Nam ngasho yaz

    • @phakathikwezinjarsa1436
      @phakathikwezinjarsa1436 5 місяців тому +3

      Kahleni Uzoso usiza Umfwethu osenkingeni Wena Uthi akaphume kulendaba Kanjani
      Wena kungakujabulisani usenkingeni Kanje Kukhona okusizayo Bese Kuthiwa Abayeke ukukusiza 😢😢

    • @NompiloMhlongo-bm2pg
      @NompiloMhlongo-bm2pg 5 місяців тому +2

      Kanti yini lobaba nkosyami lengane ndlala manje nayo iyamdinga umuntu ubaba akehlise moya namanje mithi izothiwani lento eyi sori sisi nawe wazbonela isoka couz uyavalelwa ekhaya eyi nzima lendaba

    • @NoziphoMbulwana-fj4bd
      @NoziphoMbulwana-fj4bd 5 місяців тому +3

      Asikhulekeni Bazalwane inesihluku lendaba

    • @mlandelikhumalo2867
      @mlandelikhumalo2867 5 місяців тому +1

      Lendoda ayikhule ngomqondo imangalisa ngani

  • @Mzothulemweli
    @Mzothulemweli 5 місяців тому +45

    Wena zoso uphusha umsebenzi wakho ngyakuzwa but le izoklimaza Boi ingaphezkwakho lena

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 5 місяців тому +1

    😂😂😂Niyodlala lama UA-cam channel amanga kuyalingiswa lapha ,😂😂😂o skin jean webhatata

  • @AntonyMukash
    @AntonyMukash 4 місяці тому +2

    😂😂😂😂😂 kolunye uylangoty siyangihlekisa lesihlupheki senkosi , indlela engidalwe ngayo mina angiziboni ngesaba omunye umuntu ngalendlela , uyabona nje ngiyithanda lengane okwangempela bengeke ngigudluke kuloko , au sewungaze uty akakhiphe isisu pho ngoba wesaba uyise😂? Ngiwuyise walengane bengizokubhonyela lokho osufuna ukukwenza?

  • @BrianMotha-mm8us
    @BrianMotha-mm8us 5 місяців тому +103

    He might lose his daughter through suicide if he continues with this stupid foolish behaviour...he thinks he owns the world one day naye uzobulawa his day will come like all of us...but he will regret watch the space..

    • @ThokozaniDavid-wg6gw
      @ThokozaniDavid-wg6gw 5 місяців тому +4

      @@BrianMotha-mm8us that's 100% true ngoba ingane Le iyamthanda uTaxi drive wakhe isidomu sobaba lesi

    • @DuduMngadi
      @DuduMngadi 5 місяців тому +5

      Lobaba yena umsulwa kangakanani emhlabeni mangabe unazo iizintombi ngaphandle komshado

    • @priscillancube5773
      @priscillancube5773 5 місяців тому +1

      So true yazi this man should accept the situation even though its not easy and do things a right way

    • @thembiekhumalo6452
      @thembiekhumalo6452 5 місяців тому +4

      We Ntokazi usukhulile zikhethele impilo ofuna ukuyiphila . Mina ngakolwami ngibuka isthombe esimbi ngoBaba maqondana neNdodazi yakhe

    • @zanethembapamani6417
      @zanethembapamani6417 5 місяців тому +1

      Painful what this man doing, power of the money in black nation makes people call other human beings S'khotheni

  • @ZolaNombika
    @ZolaNombika 5 місяців тому +41

    Mina owami umbono kumele aqaphe kakhulu u king zoso ngoba lendaba nzima kakhulu and asifisi kube khona ofayo🙏

  • @NomvulaGiyose
    @NomvulaGiyose 5 місяців тому +3

    Kodwa nkosiyami yakhuluma kabuhlungu indoda ithi kulungile ngizofa namhlanje isihluku esingaka 😢😢😢😢

  • @KhosiNgwenya-kl6bd
    @KhosiNgwenya-kl6bd Місяць тому +2

    Phephisa cc Sonke sinamaphutha n ubaba usadiniwe uzobua ryt akuxolele empilweni sifunda ngamaphutha phephisa

  • @veliChillis89
    @veliChillis89 5 місяців тому +12

    Mmmh, ngavele ngabona ngathi ezami izinkinga zincono kunalezi zalo mfo Waze waphila kabuhlungu bafo😢

  • @ThokozaniDavid-wg6gw
    @ThokozaniDavid-wg6gw 5 місяців тому +17

    Yazi udaba Luka taxi owner isiqala ukungicika ngoba njengamanje sekuyazwela even lakumina lento ayenza enganeni 😢😢😢😢 aningilethele loTaxi owner lakumina ngimlungise ngoba akuyona indlela yokuphatha ingane Lena this is EVIL 😭😭

    • @phillynsele1296
      @phillynsele1296 5 місяців тому +1

      Kubuhlungu kubuhlungu 😢😢😢😢kuyaqaqamba

    • @sinothandombalentle1843
      @sinothandombalentle1843 5 місяців тому +1

      Lapho ubiza ingane yomuntu ngoskhotheni ngoba eyixakekele nkosiyam

    • @Freashguy
      @Freashguy 5 місяців тому +1

      Eyakhe ingani akayishayi ngani

    • @kennethmotlogelwa5830
      @kennethmotlogelwa5830 5 місяців тому +2

      Brada like yoh!! I feel for this gal😢 toxic family 😭😭😭 uzozibulala lo gal... This toxic n painful after she get the baby without support post natal depression yoh. The guy is broken already he gave up 😭😭 kuyafana

    • @LondiweMtshali-yy5kf
      @LondiweMtshali-yy5kf 5 місяців тому

      Ushadile utaxi driver ufunani enganeni

  • @nkululekomfekayi632
    @nkululekomfekayi632 5 місяців тому +6

    Siyaxolisa baba.. wii Zoso yin ongayaz lana ngoba uchazeliwe... ayingangawe ndoda .. aksilo iqhawe lobabar uzonilimaza.. lunzima loludaba kakhulu... yebo uzowehlisa umoya noma kunzima

  • @sisandasonjazi3319
    @sisandasonjazi3319 4 місяці тому +1

    This is the best acting 😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @NomzamoNgobese-y2w
    @NomzamoNgobese-y2w 4 місяці тому +1

    Yaze yabuhlungu indaba yalobhuti nkosyam 😢yoooh sengathi lungasukunyelwa loludaba yoooh kunzima

  • @VuminkosiKunene
    @VuminkosiKunene 5 місяців тому +23

    Isifundo engisitholayo ukuthi uma ungumzali musa ukucidezela ingane ekhonini
    Ngoba uthi uyibalikisela abafana
    Imizwa enyinto bukani nje ukuthi igcine isizibambela yona ingane kwisebezi
    Umuntu akasho nje uma efuna ukuzikhwelela umntwana wakhe

  • @BrianMotha-mm8us
    @BrianMotha-mm8us 5 місяців тому +8

    Ligwala le owner lingaze lize nama bodyguards for izingane..ngisho asabalekile umfana the bodyguard is still there...magwala vele ama owner amaningi..uzenza isigora ngengane yakhe sis uyawahlaza amadoda acotho. .real men don't behave like that animal that owner us an animal...he doesn't deserve to live in the community...his place is in Westville Prison...or cemetery....Zoso was supposed to call police when he started to harass his daughter...because in any case Zoso would be the main witness should anything happen to the girl or guy

    • @makgaboepitanus6969
      @makgaboepitanus6969 5 місяців тому

      Behavior commands respect....noma manners maketh a man. If your taxi driver friend had behaved...not took for himself the money that was not due to him...not slept around with his employer's minor daughter...not trespass/conjugate/mate in his employer's property...and at least conduct himself with priceless dignify...like a married young man..and thought about his wife and children and even police before the act none of your worrying would be material. So nxt time play safe and do not go about hurling insults which costly as opposed to being mannerly.

    • @makgaboepitanus6969
      @makgaboepitanus6969 5 місяців тому

      "..... conduct himself with priceless dignity ...."

  • @MhlengiYeni
    @MhlengiYeni 5 місяців тому +11

    Ukufa kwalo mbhemu ,Zoso umphefumulo wakhe uyoba ezandleni zakho..

  • @SalcoMbule
    @SalcoMbule 3 місяці тому

    Joo Zoso God will always protecting you and your people. You are so strong I never cry like this 😢 keep it up in Jesus name

  • @kulanedisashi5034
    @kulanedisashi5034 3 місяці тому +1

    Iyoooooooo 😢😮🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️, what a difficult situation but nothing beats God, Jesus Christ is the way, the truth and life.

  • @marksibiya6300
    @marksibiya6300 5 місяців тому +20

    Uzoso wenze ngamabomu ungathi umthengile lobaba ngesamba semali Waze kanjani ukuthi balana n why engabizi amaphoyisi. Mxm Waze ngamuzonda manje uzoso

    • @mmelingwane5561
      @mmelingwane5561 5 місяців тому

      Cha mina bona engathi ingane kade ifuna kubanjwe umfana nangemoto azi ukuthi isimo sibi

    • @StoriesTV-hq7jb
      @StoriesTV-hq7jb 5 місяців тому +2

      Maybe ubaba wengane utshale amafolosi alandela ingane noma ikuphi lapho eya khona

    • @thulelenimajola9830
      @thulelenimajola9830 5 місяців тому +4

      Okusho ubaba une tracking app so uybone lapho ukuth ingane ikuphi

    • @FifiEffie
      @FifiEffie 5 місяців тому

      Zoso kungani ubize lobaba walengane wazengani ukuthi nikuphi ufuna abulale lomfana na🙆🙆🙆😭

    • @SkhumbuzoKunene-t7z
      @SkhumbuzoKunene-t7z 5 місяців тому +2

      Uzisholoyena lobaba ukuthi ucrecker imoto wayithola la lalelanikahle nizomuzwa

  • @AmandaNgwenya-z2c
    @AmandaNgwenya-z2c 5 місяців тому +7

    Kanti baphi abazali balomfana nkosi mina nje leOwner ngingaya kulo ngiyothi libulale mina nomntanami akekho umzali othanda ukuhlukunyezelwa ingane kanje hai ngeke ingathi nje lobaba wayefuna ukulala nomntanakhe akaboshiswe nje lobaba hai kubuhlungu xem ngempela wena Zoso ulungisani la ngoba nje nawe uyahluleka phela yimpi Lena hai ngeke abazali balomfana bona bathuleleni kodwa umntanabo ehlukunyuzwa kanje hai😭😭😭 sokungaze kufe umuntu ngenxa yalo leli owner hai ngeke

    • @MinenhleMadondo-v5m
      @MinenhleMadondo-v5m 5 місяців тому

      Ai uqinisile mfowethu uhlulekile Zoso nje bekumele kube nama private security

  • @makhosimazubane1701
    @makhosimazubane1701 5 місяців тому +21

    Kwaze kwabhlungu nkosyam💔💔 okomfana osesenkingeni 😢

  • @havardviews1061
    @havardviews1061 5 місяців тому +19

    😂😂😂Heeeei ubafo naye "angisalambile angisalambile"

  • @DumisaniMdladla-k2c
    @DumisaniMdladla-k2c 4 місяці тому +2

    Loluhlelo lwakho luyasiza kodwa One Day kuyophuma iSdbu ngyaktshela uyongbuza ungphale uLimi

  • @MxolisiPoyo
    @MxolisiPoyo 5 місяців тому +13

    Hayi ngekhe uthwele lombhem ,uthwele ngale ngane uzofa umcebo manje ufuna lengane ikhiphe isisu abe sendlisa Sona lesisilwana sakhe

  • @PhumzileMaseko-gt8el
    @PhumzileMaseko-gt8el 5 місяців тому +10

    Zoso haibo kuzofa muntu wena ngthi awuthathi serious lento inzima lenkinga u driver uzofa akungenelele amaphoyis manje 😊

  • @MamosaNtsane
    @MamosaNtsane 5 місяців тому +46

    Mina ngifisa uKing Zoso aphume kuloludaba uzolimala mfthu

    • @diwaunitymasuku4548
      @diwaunitymasuku4548 5 місяців тому +1

      @@MamosaNtsane nakhona kunzima ukuthi aphume ku nguye owaluqalayo at least akadinge abanye like police bamlekelele

    • @thulelenimajola9830
      @thulelenimajola9830 5 місяців тому +3

      Kuzoba ngathi uyena obaxhumanisayo

    • @alfroxTmo465
      @alfroxTmo465 5 місяців тому +1

      I really believe that King Zoso,should rather distance himself koludaba

    • @alfroxTmo465
      @alfroxTmo465 5 місяців тому

      ​​@@thulelenimajola9830it's true uKing Zoso usekingeni lapho

    • @LoveJesus-gm1vz
      @LoveJesus-gm1vz 5 місяців тому +2

      Umncane uZoso kuloludaba lobaba is very abusive ufuna insizwa zithi ukuxoxa naye kancane uyeyisa lobaba

  • @PrudenceMabaso-u4n
    @PrudenceMabaso-u4n 5 місяців тому +1

    Ngyabazwela both but why engashongo ushadile ubhuti Sthandwa umesatshwa umawakho

  • @InspirationalJuicer-sx7nq
    @InspirationalJuicer-sx7nq 3 місяці тому +1

    Angazibulali....Kwamanje lisana and liya gcoba amatje..But kuzo balela ngelinye ilanga...Bheka ukushiya izingane zakho and angeke lobaba walentibazane avume ukuthi umzukulu wakhe ekhule Engana baba...uzophendula athino kulomzukulu wakhe ngobaba wayo..sale uxabangela lengane..Khipha izinkomo uyohlawula lo sis nje kuphela....INDODA YINHLE NGEZI NKOMO ZAYO...

  • @ThobaniNtshangase-bf9eb
    @ThobaniNtshangase-bf9eb 5 місяців тому +27

    Akehlise umoya ubaba sekunomzukulu ozayo ,sekumele emukele nje once

    • @NomapheloNgubo
      @NomapheloNgubo 5 місяців тому

      What if ebulala nalomzukulu leskhohlakali

  • @meshamoarega3259
    @meshamoarega3259 5 місяців тому +5

    Why you are joining them if u don't have enaf protection or apolice

  • @solanindlovu2688
    @solanindlovu2688 5 місяців тому +9

    😢😢 hay noo we King Zoso kanti yini ngawe kodwa lawe kungan uguna ukubulalisa umfana hay boo bakwazi njani ukuthi ungaphi akuyeke lomfana aziphilele impilo yakhe

    • @asanda494
      @asanda494 5 місяців тому

      Hay nam uyandixaka. Why is he involving himself because uyamehlula lo baba

    • @Xoliemarwanqana-eo7nv
      @Xoliemarwanqana-eo7nv 5 місяців тому +2

      Kodwa naye lobaba wenza kakhulu Kanti lengane ubezolala nayo yini yena akamukele isimo kuza umzukulu manje

    • @ndumisosicoto4512
      @ndumisosicoto4512 5 місяців тому +3

      Track yemotor locc ubehamba ngayo ekhombise lobaba lapho bakhona😢

    • @Le_S6788
      @Le_S6788 5 місяців тому +3

      Abanye benu ba bitter, instead of ukunika uZoso iSolution, nuyamgxeka. He's doing this knowing exactly ukt uzofaka engozini, uzwa ubuhlungu for uGuy. He's trying to help, if ubona ukt khona indlela encono ekungenzeka ngayo yisho not ukugxeka. Nimuncu nina!

    • @BonganiNgema-dt3ms
      @BonganiNgema-dt3ms 5 місяців тому

      Ngivumelana nawe Mfowethu uZoso ,uyindoda enesibindi futhi eyimelayo inkinga Yayo futhi iyibheke ebusweni.

  • @zamanindaba5077
    @zamanindaba5077 3 місяці тому +1

    Hhay sisi I don't blame you your side of your story is clear to me

  • @NokuthulaSikhosana-h7z
    @NokuthulaSikhosana-h7z Місяць тому

    Iyooooo,kumshubele udriver straight,kumshubele😢

  • @thembisilevilane5738
    @thembisilevilane5738 5 місяців тому +16

    Qha lobaba akayehlise umoya nje, okwenzekile kwenzekile Hau, ngubani owaziqelela ukuba ugogo noma umkhulu, kuvele kuzenzekalele

    • @mandla49
      @mandla49 5 місяців тому +1

      Yebo akaxolele u driver ambuyisele emsebenzini ukuze ingane ikhule imazi ubaba wayo.

    • @LondiweMtshali-yy5kf
      @LondiweMtshali-yy5kf 5 місяців тому

      Akayokhipha isisu athole abangangaye n ushadile udriver

    • @lungilevilakazi3699
      @lungilevilakazi3699 4 місяці тому

      Unomuthi omubi ubhutisehluleka nokuchaza yilomuthi wakhe

  • @GeorgeMemela
    @GeorgeMemela 5 місяців тому +7

    King 👑 Zoso phuma kulento isale nabanikazi njengokuyqala kwabo ngoba inkinga nalobaba uyis'dlamlilo kakhulu nd akafuni nokuzwa amabody gud

  • @SiphoMhlongo-jh7iw
    @SiphoMhlongo-jh7iw 5 місяців тому +15

    Yaze yabuhlungu into hhayi lobaba kodwa naye akehlise umoya isimo Mase sinje kumele athobe khona kubuhlungu kunjalo acabangele ingane engenacala bakithi izwa nje nomfana usesho isono ngizofa sikhiphe isisu hhayi bakithi lodaba lunzima kakhulu akuke kungenelele abanye obaba babonise lobaba syacela

    • @amsatekgeamsatekge6337
      @amsatekgeamsatekge6337 5 місяців тому +2

      This man must think his daughter was not raped now she's pregnant this is a big abusement the boyfriend and the girlfriend must go the Police he didn't rape I think the Police will help him why the father have a big problem like this? He must stop this as everybody is worried about him. Is his blood daughter or not? This is not a big problem what's going on about this man. A parent to act like this to her blood daughter? Did his wife's Parents did like this to him aswell? If no then he must stop now.

    • @BhekiFuze-v3j
      @BhekiFuze-v3j 5 місяців тому

      Nomfana akaphikanga uyavuma

    • @BhekiFuze-v3j
      @BhekiFuze-v3j 4 місяці тому +1

      @@SiphoMhlongo-jh7iw kuyaqala yini ngaye ? Mhlambe lengane iyona eyomsiza one day ngoba awazi ukusasa likuphatheleni.

  • @NokukhanyaNxumalo-p1f
    @NokukhanyaNxumalo-p1f 3 місяці тому +2

    Mxm Dala sibaphoxa obaba bethu bengama owner kodwa akaze benze kanjee ,uthwele ngalengane nje lo baba

  • @kulanedisashi5034
    @kulanedisashi5034 3 місяці тому

    My brother, keep praying 🙏🏾, my brother all will work out. At least you know God and keep praying 🙏🏾

  • @SibusisoSithole-pg3vx
    @SibusisoSithole-pg3vx 5 місяців тому +29

    wemfo kaNtombela ngiqhashe ngizokugada ngiyamfisa lobaba oyi owner mina ngingamqondisa lobaba ngiyakutshela mfo ka Mpangazitha

    • @NtombiMdluli-wb8px
      @NtombiMdluli-wb8px 5 місяців тому +3

      Awusiz e bo kubi

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 5 місяців тому +5

      Ja la owner isidelela manje mayilwa nabantu bonke sekucacile ukuti lengane itwele ngayo lenkokheli. Shem izofa ledriver yabona nje ukuti ilambile

    • @hlengiwezondi405
      @hlengiwezondi405 5 місяців тому +3

      Mmmh yah lobaba akabazi abantu weyisa kakhulu awusize mfethu

    • @SibusisoSithole-pg3vx
      @SibusisoSithole-pg3vx 5 місяців тому +5

      ngibize weZoso kuzoze kulimale abantu eyy ngaze ngamhalela lobaba oyisideleli

    • @ThembakaziMbalana
      @ThembakaziMbalana 5 місяців тому +3

      Kusobala uthwele ngayo angeke adinwe kangaka uyahamba umcebo

  • @gloriabusisiwemvelase189
    @gloriabusisiwemvelase189 5 місяців тому +6

    Hayi khona,kunzima ,siceka i association ingenelele ngoba manje ubulwane lobu obenziwa yilo baba,cha kusho ukuthi ubaba lona uyi monster kulomndeni wakhe uma nomama esaba ukumbikela ngokukhulelwa kwengane,hai cha imali ngiyayesaba ima izojwenza abantu babe zilwane kanje🙄🙄🙄

  • @asanda494
    @asanda494 5 місяців тому +6

    Zoso you have failed dismally in handling this matter. Ingapha kwakho le. Yiyeke bhuti

    • @MrNduku
      @MrNduku 5 місяців тому +1

      Absolutely,zoso is not fit for this matter,he failed to handle it with maturity

  • @N4suc
    @N4suc 18 днів тому

    Ay bafwethu lo Driver wenza into angeke ayimele. Kwakumele a stay away if uzoba ligwala kanjr abaleke. Futhi kwakumele asho ukuthi unomfazi ingane izohlukana naye. Yena njr kmele abe nesbindi malimshaya iOna limshaye kodwa akamele izindaba zakhe

  • @pasekamashoeu81
    @pasekamashoeu81 5 місяців тому +8

    As a parent i now understand the frustration of the taxi owner

  • @azeembasa527
    @azeembasa527 5 місяців тому +4

    Movie le, well ocherstrated sketch...🍾👏

    • @mbuyisenimkhwanazi8288
      @mbuyisenimkhwanazi8288 4 місяці тому

      Cha nami ngibona kanjalo umdlalo weshashalazi lona, it's all manufactured

  • @joshuacouragiousmatambo3192
    @joshuacouragiousmatambo3192 5 місяців тому +28

    This man is using his daughter 😅 uthwele lo

    • @PatrickApolis
      @PatrickApolis 5 місяців тому +1

      😅😅😅😅Yebo Bafo uqinsile

    • @Ozwell-z2u
      @Ozwell-z2u 5 місяців тому +1

      I think so too..why is he after the daughter so much

    • @ThibushiSimon
      @ThibushiSimon 5 місяців тому

      Exactly

    • @nyashazafondo7743
      @nyashazafondo7743 5 місяців тому

      It's true brather bcz why hi do Enger to hire

    • @sizzyseoke2800
      @sizzyseoke2800 4 місяці тому

      I think so too

  • @nomthandazongxenge491
    @nomthandazongxenge491 3 місяці тому

    TThe way this Guy ezisola ngayo, God will be on his side. Coz ulivuma netyala alenzile. This is taugh.

  • @MbongiMpontshane
    @MbongiMpontshane 5 місяців тому +1

    Cha Niya ctor Bo 😂😂😂 ubaba onengane engangaye no driver ongangaye

  • @MishackMnqokoyi
    @MishackMnqokoyi 5 місяців тому +7

    Nyamezela Ntsizwa kuzodlula,kubuhlungu Kona .

  • @nobuhlebuhle2009
    @nobuhlebuhle2009 5 місяців тому +28

    Ay suka wena king zoso uyadina wy ulokhu fonela lobhuti ngoba awkwazi kumsiza 😢

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 5 місяців тому +3

      Iqiniso elimsulwa lelo .
      Usemncane Lona .uthatha izinto kalula.ulalela abantu baku social media .

    • @noxiek
      @noxiek 5 місяців тому +1

      Wenzela content nje

  • @brendamhlongo4522
    @brendamhlongo4522 5 місяців тому +7

    King Zoso usenkingeni mtanam loludaba lungaphezu kwakho kzomele ulyeke ukuze uphephe😢😢😢😢usasemncane libucayi kakhulu loludaba noma bakzamele abantu abastrong abazok protect, kubuhlungu ngoba sekukhona nomphefmulo ozayo good luck boy uqaphele ngkhumbula ukuth usuwake wathola impama klona loludaba 😢😢😢😢😢😢😢

  • @ZinhleximbaZinhleximba
    @ZinhleximbaZinhleximba Місяць тому

    Mina ngathi babana ngyamthanda nje uyangichaza ngibuka inyawo kuphela😂

  • @eunicemokhitli5737
    @eunicemokhitli5737 2 місяці тому

    I'm praying for you this is serious Metter aka ehlese Moya Aka kulume nengani yake.
    God is good all the time.

  • @mondlindovela370
    @mondlindovela370 5 місяців тому +12

    This is the best acting 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @masibongentuli3384
      @masibongentuli3384 5 місяців тому

      😂😂

    • @sizwehadebe-j4u
      @sizwehadebe-j4u 5 місяців тому +2

      Kwalomuntu obizwa ngobaba yingane kwayena

    • @mphomasia5250
      @mphomasia5250 5 місяців тому +1

      This is not funny hey we are talking about life jooh 🥺

    • @ziphelelehanise7921
      @ziphelelehanise7921 5 місяців тому

      Nje

    • @obiumealachannel152
      @obiumealachannel152 4 місяці тому +3

      Yes I believe its acting. Sometimes they forget what they said. Like this girl told her boyfriend that she is pregnant. The guys asked her to abort it. Then her dad came dragging her, she told her dad that she is preg.. now 2nd episode she is telling us that she would like the presenter to help inform both boyfriend and dad about the pregnancy. No 2 the guys being interviewed here is not the same guy that was in the Kombi eating KFC , u can tell the accent . There are many more.. indeed not true story , pure acting.

  • @bonniek-bikwayo8937
    @bonniek-bikwayo8937 5 місяців тому +5

    Bakwethu Emzansi Sebebaningi abathwele, ngezindlela ezehlukene!! Abanye ngezingane zabo, izihlobo eziseduze njll. Asazi ke kodwa

    • @businzama6939
      @businzama6939 5 місяців тому +1

      Lobaba naye indlela alwa ngayo ngalengane YAKHE isthwalo

  • @maureencele2523
    @maureencele2523 5 місяців тому +5

    Noze nibone u King Zoso nobaba wentombazane bahlangene

  • @MlamuliMemela
    @MlamuliMemela 5 місяців тому +21

    Wena king zoso awufuni ukulalela lento izongcina isingawe phuma boii

    • @manahnojiyeza5863
      @manahnojiyeza5863 5 місяців тому +6

      Lengane okuthiwa u Zoso ...igalobha kakhuuulu...kanti ayinsizi ngalutho lobhuti ..uma esehlaselwa ....ivele ithothobale kwamanje ikhuluma anasimba nje....ithi wathi ulinde ukufa nje....inenkani lengane...mnxxxxm🚮🚮🚮🚮🚮

    • @nonkululekodludla1643
      @nonkululekodludla1643 5 місяців тому

      ​@@manahnojiyeza5863uyaqina ngempela lomfana uzobulalisa lengane yabantu

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge 5 місяців тому

      ​@@manahnojiyeza5863MaNyanda

  • @AzolsSomzana
    @AzolsSomzana 9 днів тому

    Sekumele atshenwè uwena zoso 😢

  • @NosiphoNzwana-n1o
    @NosiphoNzwana-n1o 14 днів тому

    Kwanzima Zoso kodwa umsebenzi ngowakho uwuphiwe ngabakini no Mfihlakalo bakhona bazobanawe

  • @MandlaDubazane-in2rx
    @MandlaDubazane-in2rx 5 місяців тому +7

    Musukuhlumezingane wena Msunu. Ungathi ungathola mina ngikufundise abantu

    • @NtombiMdluli-wb8px
      @NtombiMdluli-wb8px 5 місяців тому

      Ya .mfundise boy.Wakhula insizwa ziboshiwe loskhotheni wendoda

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 5 місяців тому

      Bhuti mandla siza Mina khona ongihluphayo.

  • @FikileVumisa
    @FikileVumisa 5 місяців тому +35

    Lento idinga amaphoyisa sekungaze kuphume isidumbu uduniwe ubaba

    • @sibongile9304
      @sibongile9304 5 місяців тому +1

      Honestly!

    • @maureenlinky3050
      @maureenlinky3050 5 місяців тому

      Ay bo asikho isimo esingalungseki kanti yena lobaba ubethi lomntwana uzogcinaphi kanjan kwenzekile akamukele phela kanti yin ngaye akaze alenze iphutha vele yena ungcwele

    • @LondiweMtshali-yy5kf
      @LondiweMtshali-yy5kf 5 місяців тому

      Udriver unonkosikazi nezingane nithini ngalabo

  • @NoluthandoMaziyana-u8h
    @NoluthandoMaziyana-u8h 5 місяців тому +26

    Wena ufuna ukubulalisa lomfo why unga involve amaphoyisa kuloludaba ngoba kungaphezu kwamandla akho kig zoso

  • @CarolMolefe-k4w
    @CarolMolefe-k4w 4 місяці тому

    Every parent wants what's best for their children. The man is married with children. "Elenke" is the last straw. 😂😅

  • @lazola2208
    @lazola2208 2 місяці тому

    eish this girl is going to get this guy killed🙆🏽‍♀️🙆🏽‍♀️

  • @MusaPeterNgobese-iv7uu
    @MusaPeterNgobese-iv7uu 5 місяців тому +7

    Ngicela lobaba ehlise umoya akambuyisele emsebenzini kube nesivumelwane sokuthi uzokhokha kanjani yebo kunzima ukwamukela isimo esinjena lengane uyonile waphinde wayikhulelisa akusekho ukubuyela emumva abamenze i boy kuze kube uyaqeda isigwebo sakhe ngokwesivumelwane ngicela siyibukekahle lento pls.

  • @bonniek-bikwayo8937
    @bonniek-bikwayo8937 5 місяців тому +12

    Kanti lobaba uyayifuna yini lemgane yakhe?? This is cruel hey, zoso this game is dangerous

    • @Philane762
      @Philane762 5 місяців тому

      Good question bro

    • @kometsikhotlele7816
      @kometsikhotlele7816 14 днів тому

      Sometimes when kids are used for business rituals this is what happens, they wont let you have friends and forget about going out. Worse the girl is now pregnant it mught be that the sexual intercourse might negatively affect the business. How do I know, I once involved in a similar case, I understand when the father doesnt want to hear a thing, the ritual is ruined and it can only bring bad luck to the business.