Drama at King Dinuzulu's 110th commemoration in KZN
Вставка
- Опубліковано 6 жов 2024
- The IFP is lashing out at ANC KwaZulu-Natal Chair, Siboniso Duma. In a scathing statement just a short while ago, the party labelled him a bully, saying he is unhinged. The statement comes after an incident where Duma, grabs the mic from AmaZulu Prime Minister, Thulasizwe Buthelezi. #dstv403 #dstv403
For more on the story: www.enca.com/n...
This aged very well😂😂😂
Iv never seen such disrespect in my life
Mina angiyona I IFP ANC ngingu Mzulu. Ama Butho bekfanele awgaxe indiku Lo rubbish wakwa ANC ❤️🇿🇦
Uyayithanda iViolence oku kwakho Thulani. Awunasisombululo uyiPart yengxaki nawe.
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
This small boy has not been raised well; "Uyeyisa lomfanyana" he is definitely very rude🤞
Lomfowethi akukho okuphambene akwenzile inkinga yenu ingamavaka...umuntu uma ekhuluma indaba ezingahlangene nomcimbi kumele enziwe njani...awuke uyicabange lento?
Futhi okunye okumele nikwazi ukuthi isilo umuntu njengathi...yebo isilo kodwa umuntu asikho ekumele sithathise okankulu-nkulu
@mfundisombhele3856 ibikhona indlela ihloniphekile and ekhombisa inhlonipho ebengenza ngayo ,, hhai lena yokungahloniphi ubaba omdala , inhlonipho ibalulekile kakhulukazi thina ma Zulu, lento ayenzile lomfanyana ukweyisa okuphindaphindiwe 'uluhlahla hlaaaa" ..
ISILO SAMABANDLA Inkosi yesizwe sama ZULU , Akasoze nakancane afanaswa nami / nawe , Inhlonipho iqala ekwazeni umehluko phakathi komuntu omdala kunawe , kuthi singama human being sonke lokho akusho ukuthi sekumele singabahloniphi abantu abadala, ngisho kungathiwani.. lomfanyana uluhlaza hlaaa🤞
He is a bully
Duma as you say the event is all about I silo sa mabandla what does the ANC t-shirts doing at that event
It's election time, the ANC will do anything to win. They do this all the time. If you're a football fan you'll remember when they tried to do the same thing at football matching until the league put an end to it. Ramaphosa and any political figures shouldn't have been invited or allowed to speak. Unfortunately the Zulu royals have lost all pride and humiliate themselves before the politicians.
I think the guy who took the mic did the right thing, but did it the wrong way. He shouldn't have tried to humiliate the poor guy, not like that, he should know better.
Buthelezi was out of order, He was suppose to present the king and not be political. Well done to Duma for installing order. This was not a political campaign
Hahaha haha look now
When u get too much power and think it's urs. The Zulu people showed the anc
Naye ukumkani uMisuzulu makafunde, he was not supposed to give the position to a politician. It may have happened with Mangosuthu, I am not even sure he was yet a politician when he was given the position. However, under the current political climate such positions would suite apolitical individuals.
I get your point but in our days we are all associated with politics. I think we must know when and where to speak politics. This does not mean Mr Duma was right he continuously disrespect the nation.
I agree with you generally Kings are apolitical
Sizwe zikaZulu singancethezi uDumo udelelile akajeze
The Reason ANC lost.....
This Duma chap was not raised well.
😮😮😮😮😮😮 lomfana yeyisa
This is not the ANC we know. I think if I counting correctly, this is 3rd this Guy doing this and this clearly shows that the ANC other than being captured by the Emperialists, it has been hijacked by the Villains
Hawu naze nambuluza! Kanti kuthiwa u Duma wone umcimbi nje kukhulunywa ngomuntu obevikela isithunzi somcimbi ka Hulumeni ekuxovweni uso politiki we Nkatha esebenzisa isikhundla sokuba uNdunankulu wesilo?
He would have done it better as a leader and government official, kodwa yena ukhethe ukwedelela ubukhosi besizwe. He was suppose to call him into order. Duma don't have a seat in the Zulu Kingdom but he commanded inyosi ubaba uMdletshe to introduce iSilo how do we call that is Zulu? Isilo sethulwa nguNdunankulu waso bese kubonga inyosi kasihambi sodwa futhi sisuke siphelezelwa ngabavikeli besihlalo amabutho. Umhlonishwa uDuma as a program director he totally lost it Bcz he was in control of the program. He said uNdunankulu stole the program. Umbiza kanjani uNgangezwe lakhe ushiye uNdunankulu namaButho neNyosi yakhe???
😂😂😂.... Bayekeni beshayane
This is exactly the behavior Zuma talks about, Kings accounting to councilors
Shlama Duma has got no respect for elders
I saw him at the inauguration of the king... Throughout the process from the marriage of the king.. This guy is apparently somehow related to the king... He is very very arrogant.
Uyislima impela uDuma.
Akadingidwe lo KZN uhlaza
Once he mentioned ANC it was hell kwazulu they really love Zuma neh 😂😂
Zuma umuntu wabantu not eKZN kuphela even eCape Limpopo Mpumalanga angazi ngibalantoni nah❤❤❤😂😂😂
Ake nibheke ezenu . Ayikho yini i UA-cam kwelakini naloke njalo nizobukana nathi. Ni "obsessed ngesizwe zikaMthaniya neh?
@@nothembajozi2862 kuyabhore mpumalanga awa🤧🤧
Kukuphi kithi ??
This guy is very rude
Thats why Zuma says we should give Kinds and Chiefs the Country to rule because Politicians havr ruined everything.
Unfortunately Zuma is one of the ANC leaders that taught them to be corrupt. Kingdoms and Chiefdoms died long time ago what we have now a replicas of what used to be.
Your Kings and Chiefs can rule there in Umlazi but not South Africa. We are not stupid like that as citizens.
Isilo Sesizozwa ngawe Duma mfana unganya
KuNdunankulu WaKwaZulu (Kwenziwa Nje ) Akuhlangene nokudelela Loku??
Loku kwa masimba omfana kusa qhubeka ngokweyisa. Kukhona okuzo mthusa. Nxaaa. Noma kubhema iwunga?
Konje uDuma ilowa wahlwitha I RUGBY WORLD CUP e city hall eThekwini kumama uNomusa Dube-Ncube. Umthetho wakhe mos
Waphinda wasukumisa umama ngenkani, ukuthi ayo khuluma kumcimbi ka baba uMbongeni Ngema. Ayadelela lama simba. Nxaaa
Ayiphume iphele iANC KwaZulu ngale kwalokho ubukhosi bukaZulu sobuzwa ngendaba
Respect the sothos(every tribe) this is diversity country
Yaz bafwethu iqiniso lihle ukhongolose ubebukeka njengombutho ozothile onesthunzi ohlonphekile! Konakele ukfika kweMK sesbona konke okthusayo ngabo bakhulum ABATHULI banenhlamba abalawleki ! Yibona abazbulalel umbutho wabo ngokngazhloniphi
"Omahlale bezondana bahlange omahlala bezondana. Omahlale bezondana bahlangene omahlale bezondana" . Nanka amehlo aklake umbombo woza 29 kuNhlaba . Akuliwe makuliwa sekulindwe bani akuliwe makuliwa sekulindwe bani.
I need the seconds before this for context.
Wephuca indunankulu I trophy, engathi I ANC ingadliwa khani ezovuka emaqandeni loduma wakhona
Lena inkukhu ithi yakuhlutha ikhwele phuzulu kwendlu , ayifuni kukhuzwa , ifuna iNorrocks , ihlangane nezinyo , ibekwe Endaweni yayo 😮😮😮
That Duma guy is a bullshit
Umlomo wesilo wavalwa kanjalo nje.
Say it again Bafo, it is not right
Inhlonipho ayikho kuDuma
Yes never trust a comrade 😂
Psipsipsi lomfana nxii. Kodwa ziphi izinsizwa amabutho athule athini bgalento aibo😢
Besingakezwa ukuthi uzothini
Maybe ubezothi uamthanda nje😂😂😂wafaka unyawoke uduma.
That's true kusho ukuthi uDuma bekesaziyena😂😂😂😂😂
Siboniso has the temperament of a 5 year old. What's this?
He is problematic
oh look tribalism..... never saw it comming....
Undunankulu ubengakezwakali nokuthi uzothini ngama comment Ka mtolo wavele wephuncwa I mic ngicabanga ukuthi noMengameli bekufanele angenelele ukuze kuzwakale ukuthi ubethi akukhuzwe uma etheni.i anc ibukeka inokudideka emsebenzini wesilo ithi kulimale amalungu wabo ngicabanga ukuthi besikhumbula iminyaka ewu9 110 kwakhoma isilo uDinuzulu oyellow be anc bebefunani siyezwa NE women league ikhuluma indaba yamulungu abo alimele.ebeyokwenzani emcimbini wesilo.ukuthi uhulumeni uholwa yi anc akusho ukuthi ihola I anc when it's come to government it's majority kodwa akukho lapho okuthikhona bonke abantu bayi anc isilo asikho emaqenjini noma ke into ebuhlungu abantu Ka 5years yibo abaphethe intuition e permanent okusho ukuthi ngale kuka may uma kuwina elinye iqembu njalo isilo sisazokhothama kuleloqembu
😂😂I love this movie
Kungenzeka ukuthi ingane yakwaDuma isibizwa ukufa🤔
At least every One sees who is duma a buly
LoDuma uzoysola soon
Sgora sashibhoshi
😂😂😂 akukho mthetho kwa Zulu ndohlala ndistsho
What a joke south africa is
you mean the ANC...
Yoooh😅😅😅😅😅😅😅