REV THULASIZWE BUTHELEZI ON AMAZULU MONARCHY | INDABA
Вставка
- Опубліковано 4 чер 2024
- Exclusively in conversation with uNdunankulu kaZulu regarding his new role amongst other matters that unfolded from Indaba's election debate.
We have done as requested!
#trending
#elections2024
#Zulu
Sibonga the clarity provided by our Traditional Prime Minister. Ihlale idingeka lencazelo kwisizwe sonke.
The recognition of the foundation of God he operates from is highly commendable, siyabonga Shenge.
Bese kuba i ability to always represent the Royal House diplomatically, Shenge 🙌
Siyabonga kubaba Ndunankulu kaZulu womdabu ukucacisela isizwe ngomsebenzi omuhle owenziwa ubaba Buthelezi.
Siyabonga Baba ukuvikela isithunzi sikaZulu kanye nesakho ngokuzithoba nenhlonipho uNkulunkulu akuvikele kuzonazonke izitha ezikuvukelayo endleleni ❤
uhlakaniphile Rev aphinde abe ngoNdunankulu kaZulu ngiyabona ukuthi uHulumeni uyabona ubuhlakani neSilo sethu sihlakaniphile ukuthi uHulumeni okuzovela okungalungile yingakho ulwa uHulumeni woDuma noNomusa Dube qina Shenge ungabe usahlehla nilungise uZulu ubuyele esimeni esiyiso.
Isicelo sika Mavundla oshaye isibili besicacile ukuthi uNdunankulu engaxubi izinto zakwaZulu nePolitiki, kepha uNdunankulu usengumuntu ongasakhumbuli ukuthi inkulumo eyaholela ekuhlwithweni kwe Mic kwakuyinkulumo efaka ezepolitiki, big up Mavundla ngyakweseka 🙌🏽🙌🏽
Alex coverede us with all the questions well done mr Mthiyane
Ndunankulu kaZulu Siyabonga ikakhulukazi okwakhulunywa eRoyal Show Grounds ePietemaritzburg ukhongolose efuna kukhokhwe ama Rates emakhaya kwakhuza uMntwana wakwa Phindangene ne Silo esiguqile ukuthi abantu basemakhaya abasebenzi bathi ababemele uKhongolose banemali (amagama abo ngiwagodlile okwamanje) ngenxa yomsindo owasuka,bazibala izindawo ezinemizi ebizayo,iSilo noMntwana Bama ekutheni Abantu ngeke bawakhokhe ama rates imali abanayo kwakushubile aMakhosi nezinduna namabutho babekhona ( nivule amehlo)
One thing about Alex Mthiyane, uzowubuza umbuzo, kahle ngenhlonipho and wait for the answer, ungikhumbuza uXolani Gwala
This one is smart 🤞🏿🫡🫡
Siyakwemukela Ndunankulu kaZulu Shenge siyakwethemba ukuthi uzosiphatha kahle lesiskhundla ngokwethembeka njengoba bekwenza uMtwana wakwa Phindangene. Into enhle uzithobile nje empilweni yakho siyakwethemba lomsebenzi uzowenza ngempumelelo. Okuhle nokumhlophe Shenge 🙌
Undunakulu must be neutral when it comes to the Zulu Kingdom.finish and Klaar!
No WhatsApp gossips
"Ikhuzeni lenkukhu"😁🔥✌🏽
Hhaybo
😂😂😂😂😂😂
Alex uqweqwe LeNtatheli🔥🔥🔥
I also agree, he's very good
Syabonga baba ndunankulu,kodwa ningakhohlwa ukuthi lokhu okwenziwe ngabantu bebekhipha I anc emhlabeni wethu ngaba ingahloniphi ubukhosi nabantu bakwazulu,manje seniyaphi nabo kwi coalition akuzukuliqeda yini iqembu likamtwana ngokuzayo.
Shenge Ndunankulu weSilo neSizwe samaZulu
Unwele olude Sokalisa..
Uhlakaniphile lobaba nduna nkulu wethi siyathobeka
27:50😅😅😅😅 Mthiyane😂😂😂😂
Ngiyamuthanda uNdunankulu, habe uyakhuluma lo Baba 😂
Abantu sebekubona kukusha kuthi Ndunankulu kazulu ancelise amawele khona Mtwana ebe nguspolotiki kuhlukephi
Mxmm osopolitiki ubhizi uthi Abantu bavote ngokunengeka against ANC kodwa namuhla bona bangabaholi beNkatha sebesebenzisana nayo futy le anc. enuka phuu inkohlakalo kushuty nayo lnkatha ikhohlekele
Ay uNdunankulu uyahluleka ukuhlukanisa ama position akhe uyapolitika kakhulu. Ngeke asihlanganise as uZulu😂
😢😢😢😢Mubinyana naye.....🐸🐸🐸🐸
Shenge! Syathokoza kakhulu ngokuba noNdunankulu ofana nawe
Akyena u Somnandi lo akhuluma lapha lomntu usebenzisa u Somnandi
Akungo Thokozani Langalo akhuluma la kulomnxeba
Bayasangana laba akunantando yeningi aààaaa amasimba njeee IEC sisangene lesosilo senu
Uhlakaniphile lobaba nduna nkulu wethi siyathobeka