Ukhozi FM TV beluvakashele eK-CAP

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 3 лип 2024
  • Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule Ukhozi FM TV luthole ithuba lokuyothamela umcimbi wokubangaza iskhungo iK-Cap, esesibekhona saphinde sasebenza iminyaka engamashumi amathathu, njengentando yeningi yaseningizimu Afrika. I-KCAP noma i-Ekhaya Multi-Arts Centre Kwa Mashu eyasungulwa uMnu Edmund Mhlongo osengumqondisi manje.
    Lomcimbi ubuhanjelwe izihambeli eziningi zizobungaza lempumelelo yokugcina lesikhungo sisebenza futhi sikhiqiza amaciko amaningi kangaka esiwabona mihla namalanga komabokude bethu, abanye base mazweni aphesheya sike sibabone emidlalweni efana no-Lion King. Lomcimbi wawuthanyelwe izihambeli eziphezulu kakhulu njengaloyo owayenguNdunankulu waseKZN uNksz. Nomusa Dube - Ncube, kanye naloyo owaye ngumongameli wakuleli uMnu Jacob Zuma kanye namaciko amaningi nezithameli.
    Thokozela lesi siqephu, ungakhohlwa ukucindezela uLike & Subscribe ukuze ungeke uphuthelwe isiqephu esilandelayo.
    #KCAP #KwaMashu #EkhayaMultiArtsCentre #Ekhaya #EdmundMhlongo
  • Розваги

КОМЕНТАРІ •