The first mistake is marrying a young woman bese umshiye ekhaya kini for 6 months at a time 😮 makes no sense whatsoever 😢 ubezowela nakweyiphi indoda due to boredom. Not making excuses for what ubaba did. And let's face facts the husband is probably married e Goli with a whole family and children 😅
I'm from Soweto I've seen amadoda wasemakhaya having a good life with amantombazana elokshini having babies ect, then makashona the trueth comes out unomfazi eNatali nabantwana 😅
Let me tell you something dnt blame lobaba uriyt ayenze akafuni umakoti aye ngaphandle nathi kithi kuyenziwa but umakoti kumele afihle nami nje umyeni wami akazali now im pregnant for his brother's child but wazi ukuthi eyakhe kubo bathe ubhuti wakhe akangimithise ..Isiko lelo bakithi better kufebwe ekhaya not outside
Leviticus20:12"Uma umuntu elala nomalokazana wakhe,bobabili bobulawa nokubulawa;benzile ichilo;igazi labo libe phezu kwabo.If a man lies with his daughter- in-law,both of them shall surely be put to death;they have committed perversion;their blood is upon them."
Even though it happens in some cultures. Indlala yenzakala kodwa akusho ukthi lalani. Uvele bobabili bathwnda izinto. Kodwa ushiya njani umkakhe emuva eyedwa no baba? 4 years yonke indoda ingazi? Kodwa umalokazana unamanga. Modern generation lack self respect. Bayalala nje.
Yingakho umalokazane wayemzila ubabezala, engangeni ngisho endlini yakha, kwakugwenywa izinto ezinjena.
Uyibekile ngane yakwethu. In fact izinto ezikanjena zazembathiswa zingakhulunywa.
Yooo uyathakatha lobaba sis uyanyanyisa xhegu. Ndini😢😢😢
@@user-zx8ei3ni7j uyathakatha ngempela lodoti
Labomakoti besmamjemanje abakhuluma bekhululeke nobabezala kyacaca umakoti wayevele emhalela ubabezala wagcina eseytholile into ayeyfuna
Ubaba onjani ngempela longakhuluma kanje ngendodana yakhe,angeke iphele kahle lento
Ayi nalolucansi oseluthandwa kangaka
Kunosathane phambili🤞
Aiybo 😢sebengabamba ngisho izilwane balale nazo
Yey ungab usasho😢
Cha musani Kudla nga sathane.bufebe ne nkanuko nje.sebegibe ngenduku
Ngempela
Yaz nje lunosathane ngempela
SICELA UPART 3 KANDODANA MZOTHULE PULIZI❤❤❤
Yea
Please tag me as well
Sibonga uPart 2 ophuthumayo siyawucela uPart 3 isphetho sibalulekile...big ups Nethezeka tv niza wow 👌 ❤
Hhay😅
No part 4😅😅😅
@@user-ix9tj5tl9rwee hayi lotata uqìnela enyaleni
Uyakanjani kubabezala ngethawula wisbumbu
wawuvele. Ufuna ikhehla sonakali somfazi wadlisa abakini amanyala ezinkomo zemfebo
Vele ushilo ukuthi naye wayelihalela lelikhehla bakhohlakele laba banamanyala kahlehle @@lungilembona4737
Wayevele emfuna aysuka
Isifebe senja lentombazane😮
Yi njakazi edunjelwe ngumdidi uswayn skhohlakali Se dimone
Hawu! Hawu! Hawu! Sikhohlakali somuntu wesilisa, ngoba ngeke ngikubize ngendoda ngoba awusiyona indoda. Ukhohlakele futhi ungumbulali dunga muzi.
Yah ngaze ngakhumbula bantfwana ba lott.mzukana umfati agucuke sidvuli.badzakisa uyise Balala naye.bo babili batala bantfwana muñye wabo ngu Ruth ebhayibhelini cabanga
Sifuna party 3 Shembe pls sive indodona namakoti
Zimbi izindaba
Ngiyabonga malume
Cha waze wakhohlakala ubaba engabe uyothini kundodana
Inyama isogqokweni😢😢waze wayihlazo wemalokazana ubabazala wakho ucaza ukuth uyisithebe somndeni uyadliwa
Mzothule bafo sacela niyazise ndodana ngalolu daba futhi nisazise sbonge umsebenzi wakho❤❤
Big ups, u always donating on all these channels🦾
@@sanethehappypill thanks hun supporting black brain❤️
Njn
Mmmmm hayi sisi Syabonga kakhulu ❤️🙌 siphezukwalo loludaba
@@NethezekaTV 🙏🙏
Umnumzane Ka skinny jean. Ay suka skhohlakali!
Nenja yejezi eliPink 🩷😅😅
Amasimba lobaba intoyokufa vele umubulele naye undodana uphinde wabulala nomuzi wakhe
😅😅😅@@Ilubalyachalo
Ubonakala ngokufaka indandatho komunye umunwe
😂😂😂
The first mistake is marrying a young woman bese umshiye ekhaya kini for 6 months at a time 😮 makes no sense whatsoever 😢 ubezowela nakweyiphi indoda due to boredom. Not making excuses for what ubaba did. And let's face facts the husband is probably married e Goli with a whole family and children 😅
I'm from Soweto I've seen amadoda wasemakhaya having a good life with amantombazana elokshini having babies ect, then makashona the trueth comes out unomfazi eNatali nabantwana 😅
Lobaba ukhohlakele kahlekahle. Engabe yena wayevinjwa yini ukuthatha umfazi emva kokushonelwa umfazi
lona ubengamkhwela kunjalo, angikholelwa ukuthi udla kumalokazana kphela ngath eshaya namaSkinny jean?
Hhay shame ubaba akukho nje kuzisola ungathi uya actor. Ngathi silalele istory Nkosimpela
Nakho ke ngiko ke lokucakako
Lobaba akuyen baba ongamthemba ayibo
Bafwethu asiganweni sithathe abantu bethu sibasondeze eduze kwethu, umthatha kanjani umuntu ukuthi abe umsizi wakho ebe esekhaya nabazali?😢 Ukube sisakhona isalukazi salesikhohlakali ngabe lomakoti uyahlukunyezwa ngoba namanje uyahlukunyezwa kodwa yena akaboni. Asithatheni abantu bethu hhayi ukuthi sibashiye nabazali ngoba most of them bakhohlakele.
Yes I agree with you 100 times
Dankooo wakhuluma@@bongekatimakwe4931
Kuliqiso bafowethu kodwa umfazi olala nobabezala usuka ekhuliswe njani noma bethi usatan ukhona kodwa yiskhohlakali leso
Lobaba mayethi nakudala zazingekhona izidikiselo umakoti wayengayekelwa abulawe yindlala egcekeni,yes ngake ngayizwa leyo kodwa hayi ukuthi kube ubabezala but kube ngabafowabo ndoda,nalapho if ebhungukile umfana or engenanzalo,kwalokhonje kwakwenziwa abantu abadala ngendlela yabo,kubo kwakukuhle and kwakuhlala kuyimfihlo yomndeni
Nilindeleni emazulwini ayafana machina kuyalalwana ngumntu wonke aphendlini nalanyana angalala nomawake 😂😂
Uyadelela lobaba
Liyinja lelikhehla yeeeer mina linganya nyi ngendaba yesbumbumbu sami
Hayibo bafo ngeke uxabane nomzali wakho ngenxa yomfazi😅😅😅😅😅😂😂😂😂
Ngesibumbu sakho😂😂😂
Wonke umzi unentuthu zawo ningothuki kakhulu bahlobo akunamzi ungenazibi
ubukhotheni lobu
Ngiyayincamela ngoba abandawonye kunokuthi amithe ngaphandle, skhumbule umnyeni uhamba long tym umfazi elambile. I condone !!
Noma kunjalo lento yabo ukukhohlakala
Hayi kodwa le ntuthu iyahlazisa iyanyanyisa
Undodana akachathe bt umfazi wakhe ay akamyeke amnikeze ubaba wakhe kube owakhe ,athathe omunye
Ye Jerevah ! I pray kutsi lomkhwenyana kalosisi ayithathe kahle lendaba angavumeli ukuthukuthela kube ngaphezu kwakhe ayeke lomakoti wakhe achubeke nalekhehla elingalungile komsiza futhi ukuthi alalele uhlelo lukabhuti okhuluma ngendaba zejele u Mezisto uzokwelapheka achubeke nempilo ayeke losisi akakhuliswanga kahle
Yhoooo 😊😊😊😊ngaze nganyanya nibolile nobabili mxiim sis man
Lobaba ngathi akaysoli nje ngesenzo sakhe
Nakancane nje akazisoli yo nomalokazane yangidoda stru n ngaty semncane
Ucansi lwamanje ngathi selihamba no Sathane..this days ngoba kuningi nje ngalocansi an kuyathusa🤞
Wenzeni ke uSathane manje, niyathanda ukumsukela yazi.
Bobabili bakhohlakele kodwa mina ngigadla kumakoti aw ihlazo ubabezala pho bekuvele kuyisifebe lokhu
😂😂😂"bekuvele kuyisifebe" but true
Yebo isbindi esingaka...mhla uGal ethi akasenandaba ngomyeni wakhe. Ayi ismilo asikaze saqalis ukuba khona
Washo umfo wakulo Xoli Mfeka
RIP baba usekubulele undodanawakho⚰️😢
🙆🤣🤣🤣May his soul rest in peace ..😂
Yah ufanelwe ukufa vele lona
Ufanelwe ukunqunywa
Inzima lendaba, izwe liyabhubha straight😮
😂
😂😂😂😂 yah neh Mzansi 4 fosure😅
😂😂😂😂
Ey inkunzi le😂🤞ubona nge skinny jean😂😂😂
Awbheke makoti ngokuziphatha ngehlazo emzini usuchithekelwe umshado nobabezala uyakuphoxa ngapha nomzothule ngeke ahlala nehlazo nobhlungu usuku nosuku ebukana nawe kuvuka isilonda so ungulahliwe wena ngabe yophelelaphi cc.
Syabonga 🙏kakhulu ngo part 2 sicela u3 wendodana
Kwakufa isikhukukazi amaqanda ayabolo ukuba bekunonkoskaz wakhe lobaba bekungeke kwenzeke lokhu😢
Ewu!ngiyakhala😢😢😢😢
Bekungenzeka mfwethu lobaba uzincolele nje naye....ukube akancolile wayebayekeleni abanye abafelokazi nabanye abagcina bengaganile ezethande umakoti wendodana nje
Ngivumelana nawe Ndumiso mfethu😢😢
Bezo kwenza uyaganga nje
Iskhohlakali nje lelikhehla naye umalukazana isyabhuyabhu nje isdwedwe nje
U makoti uyimoshile bekumele nje ahlale kulendaba kuze Kube nokuthula ngobe seyimpi phela manje le😢😢😢
Kuyezwakala if kungumfowabo wendoda ..ubabezala pho.
Babezala for leadership.. mshade o bby girl once ngoba omfana o ya hluleka to deliver basic needs 100%
Let me tell you something dnt blame lobaba uriyt ayenze akafuni umakoti aye ngaphandle nathi kithi kuyenziwa but umakoti kumele afihle nami nje umyeni wami akazali now im pregnant for his brother's child but wazi ukuthi eyakhe kubo bathe ubhuti wakhe akangimithise ..Isiko lelo bakithi better kufebwe ekhaya not outside
Kuyezwakala okwa bhuti not okwababa okuzalayo😢
😅😅 nawe mandlamini ukulebkinga 😂😂
Namanga Mbali 😅😅😅
@@thulizwelinyawose5163lol
Abantwana basafe sisi, isibongo sesabo, basekhaya nje ngokupheleleyo abangomavezandlebe. Nam ndiyayithanda,
Nenzani ngempela eKZN 😢😢 niyibiyela kanjan imizi kanje 😢😢😢
Asikho isizotha ongabeka ngalo lodaba baba, wonile emzini wamaKHEHLA and usazobhajwa kwelaMathonga ngokuphinga nomakoti egcekeni...
Uqinisile mfwethu yabona lento eyenziwa yilobaba aphinge nomakoti wendodana yakhe ngeke iphele kahle
Kumanje umndeni wonke uwngcolisile okubhlungu ayikho intethelelo yesono asenzile
Ey najula banewethu akusiye ubaba lo ulimi lakhe lugcwene ukukhohlakala uziqedele ngokwakhe umuziwakhe
Hey yinkhohlakalo nje ngci.nyalo uphika lomtfwana
Ibizwani lento le ngesizulu na?
Msakazi hayi uyayenza ntoyakho imi buzo uyamtela ngemibuzo kodwa uyavika
Madala must make change of ownership 😂😂😂
Yaz Guyz aksukusolwa ubabezala yedwa ngokukhohlakala bobabili nje bakhohlakele umqhanyelelwa kanjn ubabezala nawe babezal umqhanyelelwa kanjn umakoti womtanakho 😮AY bafeth sathane useqalile impela usengene ezindlini nxm argh
Ciniso elimsulwa bakhohlakele bobabili Laba sies
Leviticus20:12"Uma umuntu elala nomalokazana wakhe,bobabili bobulawa nokubulawa;benzile ichilo;igazi labo libe phezu kwabo.If a man lies with his daughter- in-law,both of them shall surely be put to death;they have committed perversion;their blood is upon them."
Old testament bro it's full of mistakes 😂
Best episode 😅😅😅😅 "weMzothule"x1000😅😅😅
😂😂
Lol
Hawuuu amanyala 😮 laze lakhohlakala ikhehla
Ayi Bo umakoti uboshiwe yini engagibelii aye kumuntu wakhe.usekhululekile ngoba unesoka elilubabezala ha mnximu imikhuba
I thought only such happens in America not here .Yhooo hay liyabhubha
Evil knows no boundaries 😢.. sex spirit ( demon of lust) it's happens everywhere in the world
Umkhulu useyntweni 😂😂😂😂
Aybo umhlaba uphendukile oe
@@Masky1991 ngempela yaz.Brooke Logan
Kunzima
Thank you for part 2
Mmmm umvulela kanjani babezala emnyango ngethawula iqala lapho nje lento 🤔🤔
Siyabonga bhuti Mzothule ngokwethembeka ngo part 2 sicela part 3 kandodana.Wena baba uzokubulala undodana nobabili nalomakoti ongcolile
Lobaba isithunzi sakhe sehlile kakhulu en ukhohlakele umakoti Pho ebengaphumi ngani ayibheka ngaphandle😮
Siphelile
Isinxele ukuthi ubabezala bangaluxoxi loludaba nomakoti luphelele kubo bobabili, bangangeni abezindaba.
Lobaba uyazivikela Kahle hle lobaba ungcolile Ulala kanjani nomakoti wengane yakho Umvulisa kanjani imilenze umakoti wakhe Ayi liyabhubha izwe
Lisile lelikhehla,,,,manje seliphika nengane manje🚮🚮
@@user-gx7wf2js8cn uyiphika incaca...m so amazed ngezimpendulo zakhe nendlela achaza ngayo
Undodana yena uhlala kanjani u6 months egoli eshiye umakoti ona 32yrs cos akukho kude kangako ukuthi ahlale this long kwayena kukhona okumhlalisile. Umakoti uwrong ngokuphanyeka loludaba lapha.
Ayi lomkhulu usile, ngyamzwela ucc uzosala yedwa emanyaleni😢
Usesele already 😢
please Nethezeka Tv yazisani nomkhwenyana ngalendaba, yangicika isachazwa ileyantombazane i-believe umfana unalo ilungelo lokwazi ukuthi kwenzakalani
Ungathi umalokazane thani intombi yakho wexhegu
😂😂😂😂 yey
Salibonani bakwethu, ninjani hayi Thina Siyaphila ❤.
Hayi kubi
Ma Afrika Amahle Asibonge,
Hai Nathi omama ashloniphi ubaba ozala umnyeni ngubaba wakho ,kungancono ngiphume phandle Hai ngindliwe ngubaba Hai asihlonipheni bomama liyeke nkkuphuza beselithi bewungaboni ngoba uphuzile yeoville jhb
Awukho kuleyo situation that's y ukhuluma kanje
Umfazi womntanakho uyinja nishitshana ngaye funa owa rubbish wekhehla doti awunamahloni nx
Sitosebentisa igazi lika mom wendodana nemzukulu if kuvela kutsi ligazi likagogo likhona kusho kutsi lengane yendodana😂😂
Cha laze layisidwedwe ikhehla we bakithi uzincoma ngamasimba nje umdala kangaka
Adathi uyindoda akathenwanga esho umbhedo wamasimba emdala lobaba
Izwani nje jesu uthi mkhulu ubiyela umuzi wakhe ungangenwa amankentsha ngob ubona umuhle lomkhuba abawugilayo amanyala😢😢
Ungudodi wena chegundini nalomakoti oyingwadla inshort ningcolile
Awu baba nomalokazan pho awboni wakha inzondo phakath kwakho nondodana
Lobaba umuthinta kanjani umalokazane wo nkosi salusubuya uzolandi bandla lakho amen
Ayiii kunzima emhlabeni let pray for our self bt kuyabonakal ukt ngaphamb kokub singen emshandwen we need concealing ecrc
Ubaba uyayivuma ingane but vele uzalele indodana yakhe yingakho ethi ingane eyendodana but uyazi ukuthi ibekwe uye umkhulu hai ngyasaba ihlazo elinje😂
Bayabibiyela abasachathi manje kufanele uyolala nomolokazana wakho awusile umdala kangaka wawungaganwa ngani okwesibili uyembatha kodwa ingane uyayiphika.yhooooooo waze wangcola khehla ndini.😮😮😮😮
Cha nsizwa yakithi wenze ubunuku emzini kayihlo. Umakoti umqala ngaphi? Awuganwa ngani noma uqonywe nje. Uwonile umuzi kayihlo nomsamu. Kusekude phambili.ngisho noma kuthiwe ushonile undodana awukwazi ukungena kumakoti.
Lobaba uyabeda crs 🤞, how come he sleepd with his kid s wife ?
Hayi into ebalulekele yikuzihlonipha uyakanjani kumalukazana nomalukazana uyakanjani kubabezala hayi cha lihlazo leli isizwe siyolungiswa wubani ngempela ma kunjena abantu abadala benza kanjena angiyizwa nje iyimpendulo zkamkhulu
Ukhulu must look for a wife so he stops sleeping with family
Ubonakala ngo pink jersey Ukuba hay hay uhot 😂😂😂
Yilokuthi nithatha izingane zabantu niyozenza onogada bemizi yakwenu nilindele ini ngoba uthi ufuna inkosikazi ujike uyishiye nabantu bakwenu ngubani oyoyivikela ulayekile uzovuka emaqandeni
True
Kanti ama taxi aya eGoli abes3valiwe yin emgwaqeni noma kwamyeni wamnqabela kuthi amvakashele. Kwaze.kwayinkinga ke ngoba ubhuti uphumele ukuyozamela umndeni kanti uzoshawa ubaba wakhe ngeathende. Kwakhona kuthi bahlale khona ngicabanga ukuthi inhloso kabhuti kwakungukuthi usis agade umndeni nobaba wakhe. Naze nayidala inkinga nihlukumeza undodana. Yingakho ngihlez ngith ndaba yomshado ayingaphuthunywa ngoba muntu uyagana kanti ubengakaqedi kwakujola afike adle baba nandodana..
Niyathanda ukwenza ukukhohlakala mese nisola utshwala 1.ufunani ekamelweni or elawini lika malokazana yena umalokazana uwuvula kanjani umnyango evulela ubabezala enqunu ebhince ithawula nikhohlakele nobabili baba awusiye umnumzane uyinhloko yekhaya exegayo or ephukile uwuxovile umndeni wakho khehla ndini elikhohlakele nedlozi liyokuxosha wonile kakhulu awukwazi ukungena esibayeni sendodana kuncono nokuthi umfowabo owenze lemikhuba ayi wena unamanyala
Kwaze kwayihlazo shame. Uyayizonda indodana yakho baba ndini. Ulichilo lomakoti😢.Uphoxa umyeni wakho YOOOH .
Haybo baba yini lo uyikhulumayo. Ubiyani uganga nje
What's a good father, angihlekisi ahhalatisi, ngilijaha nam
Loku kungenteka nakimi kepha masengingedvwa ngiycabanga lentfo mine ngingayemukela. Konkhe lakushoko loBabe mine ngyakuva pheceleti kune sense. Sekutsi sesahluhlwa kuhlakanipha kwebucili tsine siyinsha.
Yena lomfana ohamba o 6 months akhona la mzansi unani😏😏
Mina bengithi bathi usebenza eDubai
Vele ebethathela ubabakhe lomakoti
Nami ngiyathuka yaz😢
Inoba uyajola phaya kula ndawo yakhe why engabizu mfazi wakhe noba yiveki ahlale naye wes usemncinci lo mfazi
Unomndeni othi yena lahlakhona 😊😊walukusho nje kut ngowakho lomakot wena baba😂😂😂😂
Undodana uyena odayise umakot wakhe
@@taddiedlamini315😅😅 True,,,ayikho nje indoda engahlala u 6 months wonke without sex 😅😅😅even neviki akwenzeki
Yoo!!! bakhohlake ulala kanjani nobabezala wayefunani endlini kamakoti wavula kanjani umnyango wembethe ithawula 😮🙆
Amahloni kim ngobabezala ngabekunconokuth umfowabondoda yaz bakith kuzofabantu lapha
Udoti wobaba lo akaganwa ngani ngoba uyasebenza isikhohlakali lesi😢😢😢😢😢
Bayanyanyisa nxe!
Uyabuya jesu🤞
Liqili lobaba akafuni vuma yena nje biyele music ka kababa😂😂😂😂
Hawu hawu hawu🙆
Hhhaaaaqaawuuuu
Kdw ubabezal nje uyahlonishwa bakith aybo kdw ke ngek sithin bakith vele into uma ingaqonden naw kulula kuba nombon ngay😢
Bese kuphele abantu besmame yini mkhulu?
Khona la egcekeni 😢
Nasematshwaleni kedakwa khona abekho yini aphuza nabo nxx😟
@@hlengiwezondi405 😂😂😂😂
Angithi uncoma imbiza yakhe
Asengenile amanzi endlini umakoti usengene emzini kababa akasamuzwa undodana nokumyeni wakhe😂😂😂
Unjani lobaba 😂😂😂😂😂 laza lanamanyala nali ikhehla 🙆🏾♂️🙆🏾♂️🙆🏾♂️
Usu late lidlile ikhehla ngengxaphehe😂🤣😂
Lendaba lena bekumele kube zibi zendlu,it is too sensitive to blame the old man yet even umakoti kwayena uyikhalela ngendlala
What a wicked man he has just destroyed his family 😮
Ungcolile lubabezala finish. Asingavumeli ubunja nje. Yingakho ilizwe libhubha... Sies!
Mihle imbuzo yakho mzothule ❤
100% Good🎉❤❤
Izinja bobabili laba lobaba unyanyisa ngisho echaza nje lodoti awenzile futhi uyabona kuthi akazisoli ngesenzo sakhe,,,,if engabuyi egoli it doesn't mean makabe semashidini nomalokazane wakhe this thing is really disgusting 😢
ngiyathoma ukuzwa ubufebe obukhulu obungaka kwaZulu nenzejani bantu bakaYesu😮😮
Even though it happens in some cultures. Indlala yenzakala kodwa akusho ukthi lalani. Uvele bobabili bathwnda izinto. Kodwa ushiya njani umkakhe emuva eyedwa no baba? 4 years yonke indoda ingazi? Kodwa umalokazana unamanga. Modern generation lack self respect. Bayalala nje.
Baba awuhloniphi mn bengizokuvakashisa komkhulu impela
Izintombi ezikhulele esilungwini zizokumangaza azolazi ihlazo phela emalokishini alikho ihlazo thathanik omakotj basemalokishini umphumela koba yiwo lo, enengixaka ngalabosisi benza izinto ezithusayo sebeshadile bafik kanjn emshadweni namadoda angabanelisi?
Ngithanda indlela oluphethe ngayo loludaba, Mzothule. Ngibona uwucabangela lomndeni, ufuna iqiniso kodwa ugwema ingxabano nenzondo emndenini. Uyindoda ekhaliphile emqondweni.
Mmmm locc uzokhokha isdumbu yaybona kodwa ingozi ezayo noma ucangela imanje kalcabangeli iksasa
Wonke lomndeni osegcekeni ngowam"Yhooo baleka ndodana,baleka😮😮😮""
Ingane akuyona eyami Kdwa kukhona esikwenzayo nomalokazana
Jesuu engabe khon umakoti eqal nj etshela ubabezal ukuth umnyeni wakhe uyehlulek embheden kwakwenzenjani baze bonakal jehovah
Mina ngingavele ngithuthe ekhaya 🤞🤞🤞
Kkkk vele aaah
Kanti uyodubula uma sekwenzenjani?
Part 3 pls womfàna wekhehla
Ababa u right .keep this sealed 👌
Lithi izwi indoda iyoshiya uyise nonina , kant kwakubalekelwa intenjena 😮 shiyani abafaz nobaba nizodela
Umalokazane akalambi😂😂😂
Ukhohlakele ubaba sies😂😂😂
😂😂😂😂Ushonjalo umkhulu
Sicela part3 usun9ndodana manje lizikhohlakalele ikhehla shame