SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ucela umkakhe ukuqhubeka nesthwalo esiNzima | S1 - EP98
Вставка
- Опубліковано 11 кві 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo - Розваги
This is obvious it will end in tears period mark my words
Hhay buya n🙆🙆koc kwanele manje
Ngekhe vele sisasebenza lesi sthwalo, khohlwa Bhuti. Vele kuqalile ukuhlupheka empilweni yakho.
Umuntu ongalendeli lezizinhlelo usenkingeni ngoba akazi ukuthi kwenzakalani lapha emhlabeni.
Yiqiniso lelo impela 😢😢
Yisho uliphinde lelo.
Kunzima ngaphandle n ngeke ukholwe 😭
😢😢😢😢😢
Shuwa yaz imagine sokutholwe wena ukuthi umithele ukudlelwa umtwana yinyoka
I feel for those women Nkosi yam abazogaxela
Ei😢
Uyisilima sendoda wena.....lento yesithwalo iyaguquguquka ngelinye ilanga...yothi....bulala umkakho...bulala amagugu akho......NIHAMBA NIJOYINA IZINTO ENINGAZAZI......lezithwalo zenu ..zifuna lokhu ..kuhambe isikhathi sikumpintshele ekhoneni sikufune okunzima ...abanichazeli ukuthi ..kuqala ..kungenzima ngokuqhubeka ...kuthi go deep... GOODLUCK sesohlangana usubuyile usuzothi sesikuxakile isithwalo.....
ngenile ngenile
Kodwa it will end in tears yoo !! Jesu woza
Kunjlo nje ..nd umbuzowam lezingane uyozigezangani zona,ngb ukushonelwa ingane ischithonje okmeluhambe osigeza after mhhh
Makabuye. Krestu Jesu Lord interve 🙇♀️
Kodwa ziyashintsha lezizithwalo ekuhambeni kwesikhathi ...zifune ukudla endlini ....ukwenza iingane esingenacala isihlabelo pho on the name of getting wealth...he makes it sound so good ...yhuuuu buya Jesu
Nomfazi wakhona avume kalula kanjalo nje. Kuhlangene osathane
@@zuziwe.Bona ugqobo oSathane
Akukubi emhlabeni, ngaze ngasaba
Isilwane sizofuna ukudla endlini kodwa
Abanye bafuna uk'phuma wena uyangena tjoòò 😢but it will end in tears
😂😂😂
Umyeka yozibona 😂😂😂😂
Noma kungekho kuhle kodwa emhlabeni kunzima bafwethu ngoba thina esixakekile sixakeka kakhulu.
Imfihlo yoknuka thina sesiwaz usathane wenu. "Lord please protect our young women from this evil couple🙏"
I wish the first sacrifice can be his wife
Our young woman's needs to accept God's protection first. They must also shy away from material things and soft life🙏
Jooo!this lady is so brave,but this will end in tears she's gonna regret soon.
I think she is more evil than brave, to really agree on causing other fellow women so much pain for her own gain🥺🥺🥺🥺🥺
And she surely will regret
She will regret real isithwalo siyakwazi ukuthi asisafuni oku sifuna okunye maybe ithi inyoka ifuna kwaba bakhe badlands sifune naye uqobo
Stufuza usemsebenzini akunasidingo sokuchazela umuntu kuthi kubgani ubinakala nempahla yinye awukazeli kuzojabulisa ubantu futhi abaneliseki wenza unsebenzi omuhle Stufu qhubeka ❤❤❤
I can't believe the wife agreed to this evil act. What sort of love is this
The wife must leave this man really this will end up in tears her children will turn into sacrifice too MARK MY WORDS I TELL YOU
Why can't wait for God to bless them
Uqinisile zojika izinto
Ingane zethu nkosiyami uze uzivikele Jehova
True, he will fail to pregnant someone bese igadla endlini leyo nyoka.
Dankie ngicela unkulunkulu Abe NAMI kunzima emhlabeni🙏🙏🙏🙏
Hayi lona sizombona kwi sihlushwa yisithwalo iba yindoda mfethu uyeke izinto zedimoni .Amen
Sesibonile khona lapha asifisi,kukhona osafuna ukungena emlilweni.
❤❤❤❤❤
😂
We bhuti kanti wena uwubalaleli yini asebephakathi ukuthi kuqala kube into engathi ilula kodwa ekugcineni kuyanyiwa, izobuya ithi angisayifuni lezi ngane sengifuna lezi zo mfazi after lapho ibuye izodla wena , nina nicabanga ukuthi usathane umngani wenu , no one eat devil money without suffering
Kunzima bafwethu kithi singabesilisa ngoba kunzima kakhulu lapho singenamali futhi asihlonishwa ,emakhaya nasemphakathini.
Uzoba nebhadi wena nomfazi wakho ngelinye ilanga nokhala ngesenzo senu nobabili esibi siyabafihla abantwana bethu nge Gazi lika Jesu Amen
Yerrrrrrrr 😢😢😢 ngingcono ngiwumahlalela....Ugejile webhuti izodla zona lezi eziphilayo.
Ukhohliwe lobhuti inyoka izongcina ufuna lezingane zakhe azithandayo
Isithwalo sifuna umuntu osenhliziyweni yakho
Iyomjikela inyoka ngenye imini
Evil woman ovuma lamanyala. May God almighty heal our land and protect those women who are target from this evil couple. Bahlanganiswe ukungcola, God is our vindicator.
Waze wawusathane wendoda sengathi ingadla wena lenyoka sathane 😢😢😢
Qobo. Washo into engivele ngayisho ngiqeda ukubuka. Ibadle bobabili nomfazi. Ingabasheshisi ibadle kancane kancane😡😡😡
Sengathi inyoka ingajiki zinto ivele idle ezabo ingane,qede ilandele ngabo bobabili
Until when this is nonsense rather be alone quit from that marriage inyonga bafwethu ngeke 🏃🏃🏃
Kwaze kwanzima kwababuhlungu, lomama uzakumela ukuthi indoda yakhe ilale imithise beselowomthwalo udliwe yinyoka bacebe kanjalo nje, Salu usubuya Jesu konakala😢😢😢
Yhooooo Thixo ngenelela. Protect those women abazomithela isilwan yenza icebo. Isazela sayaphj bethuna
"uyafuna siqhubeke nokuhlupheka or sijabule"
That's an emotional blackmail yoh
People are selfish....
Isthwalo is the new pandemic😢💔💔
Ppl.are under pressure this is why yet their are poverty it's real😮
Uyisigebengu shemu leyonyoka izokjikela ngeke igcine ngalokho imphefumulo engenacala mmh
Yoooo cabanga hle 😭😭
Lona nje uthanda imali lomama nayeukhohlekele lompheumulo ongaka ozophuma
😂😂😂😂😂😂😂
Ungachazi wena stufuh .. syabona thina kuty nishutha okuningi one day...okwabo lokho abangaboni❤
Lobhutie akazogcina namhlanjr ukuza kwiBlaqlife eminyaken njr uzobuya azocela usizo ngoba lesethwalo sakhe sisazoyifun nalezingane akanazo🤞
Ingathi angashesha abuye
The is no difference between wena no bill and Melinda gates
Yebo
🤣qinisile
Nidinga umkhuleko sengathi umdali "Velinqangi engaba Nani amen🙏
Awu ngeke Nkulunkulu wami umuphi umuntu ongavuma into enje 😢💔
Yhooo
It's either lomfazi uthakathiwe yilendoda or nithakatha nobabili. HAYI chaa kwaze kwanzima ohhhh
Ingane zabantu kodwa Jeso ziyodliwa yinyoka wena bhuti usazozisola there is God in Heaven
Umthakathile kuthi amuzwe njalo bekhuluma
Uvuma kwanto.akacabangeli nabantwana babantu aba yoh😢
Yhoooooo I'm speechless ngezinto ezenzeka emhlabeni,ngingamane ngilale ngophuthu namanzi alikho ithuna lendlala maaan😮
Lalela ke makoti lento izojika idle endlini phakathi.ungabona kukuhle manje ngoba kuza imali but trust me ngeke iphele kahle (uzokhala uzozisola)
Siyaxolisa stufuza dali❤
Ei bomama ake siyeke ukuqoma more especially lamadoda anemali sesizothandelwa nje ukuzala imihlatshelwa🤦🤦 weee JEHOVA SMAKADE SEZULU ngenelela
Labo bantws abazodli😊wa yinyoka yakgo
Yhooh buti ugcolile xa knge ufumane umntu xa ufumene ucc ngaphandle kanti andifumani bantwana uyayazi ubale nyoka yakhe i zotya abantwana bam bayi2 buti 😭💔💔💔
Kyafana ngisho ungamthola engenamali uyothwala nawe uqobo ai mina ngyavalelisa kwezomjolo ngzothenga toyizi maye 😢😮
Hhay kunzima muntu ngaty uzohlala e single🥺
Say that again😢😢😢😢
Sengisaba nokuqoma Jesu ngizovele ngibe nebhadi ngithole wena Jesu 😢😢😢😢
Hei kwaze kwanzima weNkosi Jesu...sale sewubuya Baba...konakele ezweni sakhile
Akuqcini lapho izoshinjta lento udlala ngomlilo wena 😭😭😭😭
partners in crime🙂
Wuuuuu kea o hlompha KZN😭💔👍 ngiyakuhlonipha KZN 💔
Not only KZN all 9 Provinces trust me ukuthi bayafihla abantu la outside.
Uqale wadlisa umfazi wakhe, umfazi usewuvuma zonke😢
Yhoo ungumfazi onjani o vuma kubulawe ingane zabantu yhoo thixo uphi phakama bawo😢😢😢😢
Ungafaki u Nkulunkulu kulento yakho
People who doesn't know this show they dont know nothing....in this world 😢😢😢😢😢
Abantu bayaloya mpela for the seek of earthly riches. The tables will change one-day no matter how long it takes. In the long ran you won’t have peace . What goes around comes around oneday. Sizoyicela isivuthiwe
Yeyiii uyadakwa lobuti yeses.... Isono ngakawomantombazane azolala nawo
Waze wanesibindi wemuntu wesifazane nalezo zakho ingane zisazobawumhlabelo and izonilala inyoka niyoze nithi tshiyo .Abakusho konke okunye ukubona isisendlini
Inkinga ngesithwalo siyocedza sifune labantwana abaphilayo 😢
True!!!!
True
Injalo ayizigcin ngokudla ingane ezisathwele nalezi eziphilayo iyozifun ekugcineni
Mmmmm kwaze kwanzima Jehova msamariya ongcwele sesiphila kwomunye umhlaba lotting wayenza indaba kunjena nje yikho😢😢😢
Ngekhe kuphelele lapho isazofuna igazi lazasendlini lomfazi wakho Thula ubheke....ungajabula okweskhashana kodwa usazokhala bhuti nomfazi wakho
Basezokhala yhazi Bathandana ngezingane zabanye abantu
Egameni lempumelelo pho
😂😂😂🙌
Yey bazokhala laba ngoba izobulala kulezi ephilayo idlenembunguke leyo yentombi
Zisenkingeni izingane zabantu zizofelwa ngabantwana ngenxa yezithwalo zabanye abantu ,wazewanesibindi senyoka lo mama WaveMaker nje kalula kannada, kodwa iskhuni sibuya nomkhwezeli woyikhotha imenge yomile
Waze wawusathane wendoda😢
Ityoooow l can't shame ukuthwala is a big thing it's end of tears every time 😭😭😭😭💔💔
Yoh kodwa niqaphele kuyonayonke leyonto ezokwenzeka inganijikeli ngoba isithwalo sengilalele kakhulu siyashintsha mfowethu ukujabula kwakho manje kuyoba ukukhala ngelinyilanga ngoba lezinyangazenu azinitsheli iqiniso eliphelele uma usangena kulento kodwa yeka kwengane yabantu lena oyifaka kulolubishi awu uthando bakithi uvuna wokudotilona😢
Baba ukhohlalekele niyakwesaba
Cha ngiphatheka kabi abanye bayakhala bafuna ukuphuma,kukhona osenaso isifiso sokungena. U Bhuti yena kunguye angeke athande ukudliwa yizilwane kungani akuthokozele ukuthi izingane zidliwe.
Minangifuna ukwazi mhla efa lobaba kuokwenzekani
😂 wena ukhuluma ngokufa😂 inyoka isazodimanda isazofuna ucansi lwasekhaya😂 zojika izinto
Kwaze kwanzima ezweni Jehova sicela ufihle ingane zethu kulolu laka
Sifuna iindaba OFUNA IIMPAHLA akaye e MALL danko!!!!!!
Yhooooho!!!!!!!!!! Ingane zabantu nkosyam Nkosi Jehova ngenelela isono esingaaaaka nomuntu wesfazane onesbindi asngaaaaka kuhlangane nonya kodwa
Mmmm Kade ngasho ukuth iKZN ibolile idinga i cleansing
😂😂😂😂😂😂
Ingakho sifa izikhukhula nokunye okuningi
😅😅😅😂😂 true
Hhayi sisenkingeni laKZN kunzima ND nePMB ziyabuyaaaa ayikancañe
We yanzima mpilo webantu besfazane qaphelani lamadoda anemali izingane zenu ziba imihletshelo osathane bamadoda ngathi ingadla nina 😂😂😂
Amen bekani t ithemba kunkulunkulungoba eku ngcineninizokhalabekaniamathemba ku jehovauthi khuluma ulalele yiphindise lenyoka please nisazokhala ubaba ukhona ameni.
Sibazwela ekudeni abantu bakho sisi Stufuza Mngwenyenkomo. Abasondele kwi-mike.
Hawu izingane zabantu, unembeza awunawo bhuti wabantu!!! Nuyosha esigogweni ninomkakho. Leyomali oyfuna kangaka ngeke ikujabulise😢😮
Uqinisile ngeke akhe injabulo yakhe ngezinyembezi abanye abantu
Baqondene abathakathi
Kosisi nina enihamba niqoma hmmm akobe niyezwa wonakele umhlaba ha🤔👋 but still khona abasafuna ukuthwala
Nivumelana ngodoti nomfazi wakho😠ningababulali,doti 🚮🚮🚮
Kunzima Jehova. Nginezingane zamantombazane. Lithi izwi indoda iyodla izithukuthuku zayo
😢😢😢
@@thokozanihlengwa4642 enje yona nami ngyayiqala kuzophela izingane zabantu 🤔
@@user-se4fh5fq1j ukuhlala emkhulekweni akukho okunye izwe liyaphela manje
Eish. Isiphetho kuyodla abantwana bakho bhudi ungayenzi. Ungehluleka ukubamithisa labo mama kuzokwenzekani.ningayenzi bandla
Kwakumele mfo uganwe uyakwazi ukubekinto ngobusoka ngithandindlela othobekengayo okhulumakahle ngayo❤️
Stufuza you don't have to explain the changing of outfits people must use the common sense haibo 😂😂😂😂
Yeah if we can only learn to mind our business life would be enjoyable thank you ayanda
❤
❤
If someone thinks you went to PMB to make 18 to 20 mins of content everyday you have to wonder what's wrong with them 🤔
Seconded
Waze wakulanda ukuhlupheka 😢😢
😢
Lapha.uthwalelani wena ndoda
Uma ngabe esonta lomama ngeke avume ngoba uyobuzwA
Ayi ayikho nje into ombongela yona umuntu edlala ngmunye in da name of love..lezingane ezizofa zona aninandaba nazo..ayibo kuyayiwa ka Jesu kodwa enzani
Waze waba speechless stufuza 😢ithusa nami lento 😩
Lizozisola livumelana into embi.and lenyoka izodla bonabo elinabo
Yebo bazokhala Laba bayodliwa abantwana babo lemimoya ihlakaniphile kakhulu futhi iyezwa konke bayofa bengenazo ingane impela zojika izinto
Uma enqaba ingase idle abantwana babo.
Waze wakhohlakala mthakathi ngathi ingadla wena lenyoka
Unfortunately he miscalculated coz lenyoka idla igazi lakhe futhi izingane zakhe zabafana and girls bazophuphumelwa izisu Nabo ngoba inyoka ayizukuzwa ngaye, izinyanga ziyabakhohlisa.
C😢😢 just for imali its true that money gusathene. Kodwa this guy akazulubona izulu. Ngaske laba sisi abanda izinto bangavumi. Fire in the name of Jesus fire. End of the day lesisthwalo sakho sizohambe sidle naba abantwana sebekhona. Mark my words. Cos nabo ligazi lakho.
Mhhhh ayy kunzima jesu
Ngoba lento ayikho yinhle mina ngdabukela izingane ezngenacala ezyodliwa ilento 💔💔💔😭😭😭okshut osis bethe nath actually kwamin angphephile
People can be cruel. It means that this people who says you are not changing outfits don't really think. We understood why?
@gracemthethwa9436 stupidity at the highest grade aaai bayahlupha abantu they think oStufuza can shoot 1 episode per day engafiki naku 25 minutes
Siyakuthanda wena stufuza ungabanaki abangaboni
Lendoda isile bo,just imagine every year for your own gain,sies
Sizoncina sifuna lezingane zabo embili 😢
Sewzobà umbulali impilo yakho yonke
Nkulunkulu wam 😭😭😭😭
😂😂 aybo lenkabi ,kayazi ukuthi lento izoze ifike ezinganeni lezi akanazo and izophinde idle isibeletho sikankosinkazi wakhe noma engavala ukuzala ,lenyoka ingaphakathi kuye … ngaze ngabazwela labantu abajaha imali esheshayo .
Nami sengisesaba nokuthi ngijole ke manje😭
Lukhulu luyeza imali impande yesono
Asazi abasaqoma yooo kunzima Bantu besifazane asiwasabe amadoda rich
Stufuza don't worry about,those hypocrite, they achieve nothing in life, cz they only search for negative things, we lv you,so plz carry on with your good work.
Nkulunkulu wami jesoo wami ....smakake samazulu fihla izingane zethu kulabo sathane bazintsizwa lezinja lemigodoyi efuna amandla ngezingane zethu ezincane futhi ezingena qala ....jesooo wami 😮
Stufuza asinankinga nezingubo zakho you're cute... Into ebalulekile itiye😅
Yoooh lomfazi madoda love is blind guys why lo mama ngoba lento uyojikelana naye izongena kumndeni wakhe it will end in tears
Cela kubuza if usulalile nogal thizeni uphephe kangaka nani kuye ukuthi aphinde a thole abantwana😢😢yo saze sathwala kwanzima thina esizele amantombazane kulobhuti😢😢😢😢
Akunakusasa lezingane into yesikhashana konke kuyoshabalala, noma izingane uzithola ngaphandle igazi lokho okusalayo kodwa okwenzayo kuyobuya noma kungaphela 20 years
Ukhohlakele mama uvuma into enzimakangaka wakudlisa lendoda yakho 😮
Baqondene abathakathi
Salut mjita cha umona phansi uganiwe ngyakubongela❤
Salusubuya Jesu uzolanda ibandla lakho😢😢😢😢
Yhooooo hay yinkohlakalo yonke le kodwa ke isthwalo sinzima at the end of the day inyoka izofuna apha endlin futh izokhweletela kwa lomfazi ifune yena
Kodwa ke isthwalo Asigcini kahle soon sogadla khaya
Iqiniso Lelo sizamuphendukele
Vele sofuna ingane yakhe ezomithwa umkakhe noma idle ingane
Izakufuna. Elakhe igazi
Angikaze ngiyizwe into enje umuntu wesfazane avume amanyala anje,azi ukuthi nezakhe ziyalandela isbindi esinje ,umbuzo wami uthi uma bengamithi labantu kuzokwenzakalani,hay ngizishaya azikhali
Yhooo nkosi yam waze wakhohlakala lobhuti nomkakhe🫢
Stufiza uzobuya sisi ezofuna usizo Uma izinyoka zidla egcekeni
Stufuza sthandwasam, Lobhuti usazobuya khona manje esezofuna usizo ngenxa yokuthi lenyoka, izojika njee soon ifune uklala no mfazi wakhe, kwesiny iskhat futhi izodla leyngane eymbili eykhona, ngaze ngabadabukela ngoba uzobuyela lapho ngokukhulu ukushesha loyo bhuti esefuna ukuyeka leso sthwalo sakhe😨😨🤞
Isazodlala ifilim
Kanti y nithatha izithwalo ezinzima just asking😮
Sitholakalaphi esingekho nzima Gogela😢
😂😂hey ntombooo kuningi siyabuka khona la UA-cam kunenyanga abathi uDabulivalo khona la Tsogo TV khona esokuthwala ngeWatch nespoki bathi akuchitheki Gazi lapho😂😂😂
Asikho esingayona ingozi
Aybo asikho nje isthwalo esilula😂😂😂
Yoh Lo bhuti u í satane Kwa kufuna Lego nyoka ihle labo bathu abankwana nae u ngakhe bare or ihle emundenini y afunauthwala ngabantwana Bantu usile😢😢😢😢😢😢😢
Ngithanda umoya wamama wasekhaya unomoya ophansi umfazi wangempela 🤞 ukube bonke abantu besfazane banje ngabe kuhamba kahle ezweni 👏
Lomfazi Lona usinengiso ngisho Kubo khokho bakubo ndoda, ngoba ngenzeka boKhokho lento yokuthwala bebanhayenzi. Bayamangala nje kubona makoti abulala umuzi wabo. MAN CHOOSE WISELY OTHER DON'T CHOOSE BAFAZI ABATHANDA IZINTO EZIZA FAST emphilweni, ukuze nanoma sewuhambile emhlabeni wena ndoda wazi ukuthi your kids are in the safe hand kumfazi wakho. Uzobakhulisa ngomthetho othembekile phambi kwaGOD and your ancestors.
Oh nkosyam Bavelelwa abazomithiswa ilo Baba Bemithela ukudla kwenyoka Mhlambe udadewenu nje Owakyiphi indawo nje Lobaba
Ubani kodwa ozovuma ukuzalela inyonga kodwa😂😂dis ones are funny cz the snake is goin to end up eating those two kids,tables will soon turn
Waze wagcola Bo bhuti engabe abaphi labobantu uzozodlala ngabo ubazwise ubuhlungu kanj uwubulali nj usathane nj Lo😓😓💔💔
I thank God that he made me to be the person l am. I don't know either ndiyazi underminer kuba ndiphuma ekhayeni elidla imbuya ngothi or what kuba andibi nayo nemizwa yomntu onemali.
Yazi kuvele kufike ukungazthembi endingaziyo ukuba kusukaphi ndizbuze ukuba why ekhetha mna ekhona amantombazana akwi level yakhe is he taking advantage of me😢
Izokujikela mfwethu izithwalo ziyashintsha uyozisola isifuns ukudla abangekho esiswini,🤭🤭🤭🙆
Stufuza ngaze ngakuthanda cc wami u present kahle n unembuzo ephusile lapho e studio keep it up my dear
😢😢😢 iyhooo kuba niyazi ke ukut after leyo yelezingane ezizodliwa kuzogcina kufunakala nalezi ezimbili kugcine ngawe cc