ISILO SAMAZULU UMISUZULU ZULU USEKWA NGAMAKHOSI ASENDLUNKULU

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 85

  • @nomondevena7713
    @nomondevena7713 2 роки тому +26

    Kumkani Misuzulu Phila Ngonaphakade,noba bangathini Uzophatha Qha ,bethanda bengathandi" God has you under his cover" Bayede"

  • @nothilebuthelezi8951
    @nothilebuthelezi8951 2 роки тому +33

    Isono lesi kodwa ,uthi ungenabazali abantu engabe bayakududuza kodwa bekwehlisa bakwenyusa nezinkantolo ngenxa yomhobholo, ihlazo leli kodwa uJehova akalali ,uzokuhlenga ,Bayede

    • @mxolisizulu4995
      @mxolisizulu4995 2 роки тому +2

      Uyasazi isono ilesi esenzeka kwi Silo sethu, Yaz nje awazi abantu bafunani

    • @nothilebuthelezi8951
      @nothilebuthelezi8951 2 роки тому +4

      @@mxolisizulu4995 Hawu ,kodwa one day this will be the thing of past ,akaqinise emkhulekweni ,uJehova uzomhola ,God will deal with them ,decisively one by one

    • @poshplayersentertainment4317
      @poshplayersentertainment4317 2 роки тому +1

      Ey sisi wami, ukhuluma amazwi eqiniso. Isono lesi INkosi yethu ike yathwala kanzima. Kodwa ke konke bekumele ibhekane nakho inqobe ukuze kucace ukuthi uyena Silo ngempela

  • @avelamaqutu9208
    @avelamaqutu9208 2 роки тому +4

    Ndiyavuya baninzi abantu abamthandayo u Misuzulu uthixo akugcine bhuti uhlale uhlonipha unjalo

  • @BuhlebzNetwork
    @BuhlebzNetwork 2 роки тому +17

    Kwakhanya bhaaaa siyabonga makhosi ohlanga ngokuphumela obala neseke Isilo sethu uZulu Isizwe esikhulu nesaziwa kakhulu kuzwekazi iAfrica nangaphandle ngokomlando namasiko aso ngakhoke Isilo ngenke sikwazi ukuhola lesisizwe esingaka ngaphandle kwethu soooonke singuZulu loluhambo luyingqophamlando ngoba luzoqinisa Isilo sethu "Umenjalo zinyane lamakhosi"

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 2 роки тому +2

    Bayede hlanga lomhlabathi
    Syabonga emakhosini nakuGatsheni

  • @fikelephigasa1251
    @fikelephigasa1251 2 роки тому +3

    Syabonga kakulu kakulu emakosini nalapo ekona ubaba wetu isilo samabandla uMdlokombane sijabule kakulu uzulu uzulu nje aksoshintsha luto aksi anc le ifp le nhlangano ngenhlangano lapo kuvotwa kona asvoti wendlu emnyama sbonge kundlunkulu uGwabini kubaba umntwana Shenge uyazi uMdali pambili silo samazulu Misuzulu sinawe aksipolitiki le kohlwani

  • @thabisilezulu8359
    @thabisilezulu8359 2 роки тому +2

    Ndabezitha, Bayede 🙌

  • @bonganimphantsi2153
    @bonganimphantsi2153 2 роки тому +4

    Siyabonga kumakhosi ukuxhasa uKing Misuzulu.

  • @bulebb7749
    @bulebb7749 2 роки тому +20

    Syabonga Uma amakhosi ecacisa ukuthi ami nesilo. Kuhle lokhu esikubonayo, nathi silinde usuku kubekwe isilo siyoseka. Syabonga nge content osipha yona 🙌🏾

  • @noziphomngoma469
    @noziphomngoma469 2 роки тому +2

    Siyabonga makhosi ethu sinani yibambeni eyethu lenkosi sofa lapho ifa khona

  • @Tinti41
    @Tinti41 2 роки тому +15

    Thank you so much for the documentation of this new history on the making. Bayede !!!

  • @khumbulanigambu9723
    @khumbulanigambu9723 2 роки тому +10

    Wena wendlovu bayede🙌🙌🙌🙌

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 2 роки тому +3

    Hlangana ZULU omnyama sinethembile Baphathi bethu
    Syabonga Ngokuphuma ngobuningi benu baholi bendlu emnyama
    Bayedeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeeee ume njalo ZINYANE LENGEZENGEZE🙌🙌🙌❤❤❤❤❤❤

  • @nhlanhlangcobo1960
    @nhlanhlangcobo1960 2 роки тому +12

    Sinaso iSilo sebengabhibhidla abanye ngeke sibanake kambe bangobani bona labo

  • @hubhukhozingenjabamjongile7474
    @hubhukhozingenjabamjongile7474 2 роки тому +2

    Zulu omnyama ondlela zimhlophe

  • @mondechaphi6754
    @mondechaphi6754 2 роки тому +1

    Nhlaka I hope isilo sizo notice ubuhlakani bakho. Siyabonga

  • @ntombi3171
    @ntombi3171 2 роки тому +1

    Bayede hlanga lomhlabathi👌

  • @preshmpumie6742
    @preshmpumie6742 2 роки тому +11

    Amnandi amazwi avela emakhosini asiqinisa siyiSizwe sikaPhunga noMageba sikhona phakathi kwenu Makhosi ethu siniphelezele ngemkhuleko Bayede Ndabezitha 🙏🙏🙏🙏

  • @lindokuhlehlatshwayo9215
    @lindokuhlehlatshwayo9215 2 роки тому +4

    Wayethukile locc obambe kubukhosi bakwaMsibi

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 2 роки тому +16

    Hlangana Zulu OMNYAMA ONDLELA ZIMHLOPHE

  • @lethosithole7386
    @lethosithole7386 2 роки тому +10

    Wena we Ndlovu🙌

  • @noziphomngoma469
    @noziphomngoma469 2 роки тому +2

    Babumdletshe siyakuthanda singamazulu sithandazele

  • @gugulethuzulu8971
    @gugulethuzulu8971 2 роки тому +9

    Syathokoza Makhosi esizwe sikaZulu🙌🏽🙌🏽

  • @mfundomagubane8499
    @mfundomagubane8499 2 роки тому +9

    Siyabonga makhosi

  • @sqrd3536
    @sqrd3536 2 роки тому +3

    Phakama Nkosi yethu ubuse. Yisipho sakho iNkosi yaphezulu ikuphe isigcobo sakho, yiso leso. Umona awuncedi yinkonyana efanele, busiseka.

  • @bongumusachamane1360
    @bongumusachamane1360 2 роки тому +2

    Cha impela siyaseseka isilo asikho esinye sithi bayede zinyane likamdlokombane ukufanele ukubusa

  • @sandiledlamini3539
    @sandiledlamini3539 2 роки тому +13

    Thank you Sizwe Sakwa Phunga no Mageba for displaying unity and loyalty to the Royal family
    Be blessed & we are praying for you

  • @ndubanesol111
    @ndubanesol111 2 роки тому +10

    I remember Thokozani demanding the throne from the floor when the will was being read. Umtwana uButhelezi wamkhuza wathi, "Hlalaphansi Thokozani mmsi ukudelela abadala wena" uThokozani waphendula wathi, "angeke ngihlale phansi ngifuna ukuba inkosi yakwaZulu nami". Kwaba ukuphela komhlangano njalo.
    Bhayede Zulu, siya'khothamela sonke singabantu abamnyama, sithi uyiNkosi yethu sonke laningizimu ne Africa.

    • @whoistayah
      @whoistayah 2 роки тому

      Usuyaphosisa akashongo ukuthi ufuna ukuba yiNkosi

    • @madelinegrove3059
      @madelinegrove3059 2 роки тому

      Looool nami mhlambe ngamuzwa ethi uyasfuna

    • @snyuswa7104
      @snyuswa7104 2 роки тому

      noma ungahambisani nento ungabe usufaka namampunge ,walithola ithuba wayibeka into ayefuna ukuyisho,

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 2 роки тому +2

    NAMI NGYMESEKA FUTHI NGYASITHANDA ISILO MISUZULU ❤ 😍 💖

  • @njabulongcobo826
    @njabulongcobo826 2 роки тому +3

    Siyabonga ngomncimbi omuhle kangaka,noma ngabe sekunemsindo edlokulu🏛 kepha uma ukhona ubumbano esizweni kanye nasemakhosini 🤴🏽👸akekho ongavimba lelocebo lokubeka inkhosi eshlalweni.Mina ngokwami,indlovukazi Umantfombi👸 njengoba yakhetha undlonkulu u kaMathe njengoba engasekho umntwana wenkosi uSobhuza wesbili🤴🏽 bekufanele ngeskami ukuthi undlokulu kaMathe athathe iskhundla sokuba umame weSilo hlasimpe kuyowenzeka noma ingavane ichithwe leyondaba💁‍♂️.Siyabonga kakhulu Gatsheni 🙏🙇‍♂️

  • @bonganisibiya6608
    @bonganisibiya6608 2 роки тому +2

    Sithi siyabonga kuyabongeka enikwenzayo nina besilo bayede

  • @sibusisobiyela3062
    @sibusisobiyela3062 2 роки тому +4

    Okwahlanganiswa emaZulwini akusoze kwahlukaniswa umuntu wasemhlabeni. Bayede Ndabezitha Hlangalomhlabathi.

  • @Lindaumusa
    @Lindaumusa 2 роки тому +13

    Muhlenberg umsebenzi wakho mfo ka Ndlovu , Impela sonke singu Zulu sobe siphelele emgungundlovu siyoshayela isipikili sokugcina sokuthi siyayazi INkosi Yethu

  • @jabulilemabaso4749
    @jabulilemabaso4749 2 роки тому +1

    Siyabonga kumakhosi asendlunkulu ukuzomisa isilo samabandla isibindi. Nomakanjani uyagcotshwa Bayede, uzomhola uzulu bethanda bengathandi omonase.

  • @avelamaqutu9208
    @avelamaqutu9208 2 роки тому +2

    Weeeena wendlovu bayeede ❤️ ❤️

  • @MsMbally
    @MsMbally 2 роки тому +8

    Zyayixoxa kamnandi indaba Iizbongo zeNkosi... Mana njalo Ndabezitha singesakho leshlalo amathonga nezinyanya zikuvikele usihole njengesizwe sakho.Bayede

  • @thembigwala2282
    @thembigwala2282 2 роки тому +13

    Yaze yamnandi indaba. Siphe u Episode Nhlaka!!!

  • @Penny607
    @Penny607 2 роки тому +8

    NDABEZITHA

  • @nomvelontshangase1163
    @nomvelontshangase1163 2 роки тому +2

    Umunwe masukhombil bondab awuphikisw sesisid iskhath isizw silindil

  • @hendrybembe2473
    @hendrybembe2473 2 роки тому +9

    I support you my King umona uyobabulala 🤞🤞💖

  • @sibusisobiyela3062
    @sibusisobiyela3062 2 роки тому +4

    Nhlaka mfowethu qhubeka ngomsebenzi omuhle.

  • @siphovilakazi7390
    @siphovilakazi7390 2 роки тому +6

    Muhle umsebenzi 🙌🏾

  • @zulukingdomandthezulunatio9131
    @zulukingdomandthezulunatio9131 2 роки тому +6

    Kunjalo Makhosi OHlanga Syathokoza Nhlaka Production

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 2 роки тому +1

    Imbongi ibukeka inqunu nje ngokuhaya inkosi ingafake ngisho umqhele kodwa izifakele ama Jean

  • @lindanizulu9436
    @lindanizulu9436 2 роки тому +2

    Akudlulwa ngendlu yakhiwa, nginibonga nonke makhosi endlu ka Mthaniya yayinhle lento eniyenzile.

  • @thabanigina1528
    @thabanigina1528 2 роки тому +2

    Ahhaaa ahhha uyinkosi yohlanga......

  • @lungelompatho9903
    @lungelompatho9903 2 роки тому +3

    Nina beSilo! Bayede!

  • @lwandlekazinsele895
    @lwandlekazinsele895 2 роки тому +7

    Episode 2 please bhut Nhlaka

  • @sibonisowisyrorkesdriftesh4641
    @sibonisowisyrorkesdriftesh4641 2 роки тому +10

    Awukaze ushaye eceleni muhle umsebenzi

  • @sibusisomathabela5591
    @sibusisomathabela5591 2 роки тому +2

    Bayede!
    Wena weNdlovu!

  • @nduduzobhengu6788
    @nduduzobhengu6788 2 роки тому +2

    Bayede, hlangana Zulu !

  • @mzamosibiya99
    @mzamosibiya99 2 роки тому +3

    Siyabonga Gatsheni INkosi ikubusise mntakababa.

  • @sabelosikamacebekhulumkhwa320
    @sabelosikamacebekhulumkhwa320 2 роки тому +4

    Simi nawe Hlangalwezwe

  • @nqobilelubanzie802
    @nqobilelubanzie802 2 роки тому +2

    Eyakithi obuka ,siyabonga ndabezitha

  • @noziphomngoma469
    @noziphomngoma469 2 роки тому +2

    Musho okandaba siyabonga mbongi

  • @vuyisilentshalintshali8167
    @vuyisilentshalintshali8167 2 роки тому +2

    Kuyabuswa kwaZulu buhle be Africa

  • @mxolisizulu4995
    @mxolisizulu4995 2 роки тому +8

    Kufeziwe

  • @sibusisobiyela3062
    @sibusisobiyela3062 2 роки тому +4

    Awu iNkosi yami madoda yaSobukwa uMgazi.

  • @Unex-Productions
    @Unex-Productions 2 роки тому +4

    Mntwana uThulani, wakhuluma ei

  • @hubhukhozingenjabamjongile7474
    @hubhukhozingenjabamjongile7474 2 роки тому +2

    Iyathokozisa ke Lena Nina beNdlovu

  • @saragora3331
    @saragora3331 2 роки тому +1

    Ichannel yakho siyayithakasela. Kodwa kumele wenze isiqiniseko ukuthi ireporting yakho iaccurate ukuze ibe nokuthembeka emphakathini. Ngokwazi kwami uMntwana uMisuzulu akakabekwa njengeSilo. Upresident wezwe akakasikhiphi isitifiketi of recognition.

  • @makhosazanekoloane1751
    @makhosazanekoloane1751 2 роки тому +6

    Kodwa owani lomsindo ophazamisa yo

  • @banelemadlala2269
    @banelemadlala2269 2 роки тому +2

    Singa beSilo!

  • @mhlongosandile6435
    @mhlongosandile6435 2 роки тому +5

    Siyabusiseka nge Channel yakho Gatsheni siyathokoza🙏👍

  • @thandiwemtshali334
    @thandiwemtshali334 2 роки тому +2

    BAYEDE

  • @zakhelembhele7046
    @zakhelembhele7046 2 роки тому

    Usho ukuthini uNdabezitha uShenge uma ethi ubukhosi bakwaZulu bungeze bama abakwaButhelezi bengekho. Hhayi ngeke, sibhekene nani la. Kuyathusa indlela abakwaButhelezi abakuchaza ngayo ukusondela kwabo eNdlunkulu.

  • @lungilentuli7035
    @lungilentuli7035 2 роки тому

    oNdlunkulu ababili beSilo, uKaMayisela noLa Mulela bebengekho?...

  • @g.gmaseko8788
    @g.gmaseko8788 2 роки тому

    🙌🙌🙌🙇‍♀️🙇‍♀️

  • @sibusisogama4198
    @sibusisogama4198 2 роки тому +5

    Phakama MisuZulu Ka Zwelithini, Isilo Samabandla, Hlanga Lomhlabathi, sinawe emkhulekweni nathi siyakweseka, wena ohlanganisa uZulu no Swati waba munye, Phakama Ndabezitha, Phakama Mabena,

  • @gumstahgumbi8171
    @gumstahgumbi8171 2 роки тому +2

    Wena weNdlovu bayede🙌🙌

  • @BM-dr4eu
    @BM-dr4eu 2 роки тому +1

    Bayede! Wena WeNdlovu!

  • @classbuthelezi9612
    @classbuthelezi9612 2 роки тому +2

    Bayede bayede wena wendlovu🙌🙌