Liyini Igobongo and Libaluleke ngani? | Indaba Yesintu
Вставка
- Опубліковано 23 сер 2024
- Uke uzwe abantu bethi ukudla igobongo kubalulekile to fight bad spirits uvule nezinhlanhla empilweni,
But umbuzo umile, liyini lona igobongo and lidlilwa abanjani?
Please Invite uMagubane more often
He is invited more often if you notice..
Ngivumelana nawe Dimz
Ei Uqinsile uyabona uMagubane unesineke Mfwethu,,futhi akayikhulumi into engenayo isolution.wake wangisiza ngidle igobongo ngaqede ngabhedelwa imali.angiyalela ukuba ngikwenze kwangicacisela ukuba ngidle eliwrong.
His very informative
Yho i love these shows zesintu coz they teach a lot
Maguban uyajula, loku esikufunay ezinhlelweni mihla yonke ✊✊
May you please help with also inviting Nazaraties kulezinto zemimoya...ukwembathwa nokunye.
Please invite Mr Magubane often Please pretty Please.
And sacela ngenye imini nike nikhulume ngokuvukwa umoya ulele ebsuku nasemini . Ngyabonga 🙏
Mnikathi Dhlomo
Nam kusamele ngidle igobongo 😢
Cela kube no Ep2 with different dokotela . Behlahlule igobongo plz alex
Thank you for the episode, very good topic and very knowledgable omakhosi bonke boyitwo
Siyabonga 💯💯💯
Sanibona Bhuti Mthiyane ngcela ukbuza ukuthi kyenzeka yini amagobongo kthiwe asomile sekmele uphinde uwadle. Ngisho ngoba khona umama engike ngaya kyena wayengenzele igobongo kdala manje usethi selomile
Mthiyan nezihambeli zakh sbong kakhul ngencazel zenu sbong nokubon umagubane asisamaz
Cela nibize abanye odokotela bezohlahlula lendaba cz lobaba othi kuvaleka namehlo abamuchazelanga
Cela ubuza kuyezeka ulidle 21days gobongo kulosizayo bese ugoduke mesekuba ulinde abakini kube bona abathibuyela uyo phethula
Ngiyezwa ukuthi omunye udle igobongo isikhathi eziningi kodwa angikezwa ukuthi uphothule ngembuzi , Umbuzo uthi lamagobongo kufanele uphothule ngezimbuzi na ?
Yebo, kuphothulwa ngembuzi
Cela kubuye ukuhlola makuba neskhathi
Mina sacela bangihlolele kuphela ngyafa amaphupho Amaningi lana
how do we watch/listen to live videos?
Subscribe and hit the bell 🔔 to be notified when there’s a live stream of the show
Dinangwe
Sacela Nike nihlaziye ilobolo laze labiza manje plz siyanicela
Siyakhuleka Egagasini! Nami ngicela ukuvumelana nalaba abacela uhlelo lwamagobongo luphindwe kodwa kubizwe amanye amaGuests. uMagubane unalo ulwazi olunzulu kodwa akasebenzi ngamagobongo therefore ulwazi lwakhe ngamabogongo luyashoda.
2. uMnikathi naye uyashoda ngolwazi lwamagobongo.
A very important topic but wrong Guests unfortunately.