Mdumazi uthi kubukiswe ngaye kowaKhuzani wangadlala kanti uThuthani wamkhomba ngesbhamu estudio

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024
  • Mdumazi uthi kubukiswe ngaye kowaKhuzani wangadlala kanti uThuthani wamkhomba ngesbhamu estudio

КОМЕНТАРІ • 334

  • @okuhlesilwanyana345
    @okuhlesilwanyana345 5 років тому +32

    Bayeke Mdumazi bazobonwa nguNkulunkulu abenzi bobubi

  • @juniorgcabashe4707
    @juniorgcabashe4707 5 років тому +3

    Ay niyakhuluma bo bonke futhi omaskandi Jesu ngathi nizalwa ndawonye

  • @philaningubeni5782
    @philaningubeni5782 5 років тому +30

    cha mdumazi mfanawakithi akulahlwa mbeleko ngakfelwa indlela eyempumelelweni iya derail sekseduze phambili keep pushing.

  • @ayandampmanana4114
    @ayandampmanana4114 5 років тому +3

    Haw ukuthi mdumazi nawe ukhuluma kakhulu ngathi uwumfazi wawubhizi uthukana nokhuzani uthi uthwele awzame ukuzehlisa ndoda ungathuki abantu ongaxabene nabo

  • @mthobisintuthuko5381
    @mthobisintuthuko5381 5 років тому +10

    😭😢qina nkunzi baye bathi abadala akulahlwa bheleko ngakufelwa yima ndoda

  • @busanisibanda9457
    @busanisibanda9457 5 років тому +11

    Mdumazi zama ngasemthethweni bekunxaphezele finish, kahle kahle indlu emnyama kusasekude empumelelweni ngokungahloniphani nalaba abaququzela lemncimbi nabasakazi kwazi bafuna ukuze kuphume isidumbu ukuze baneliseke ngale imikhuba yabo

  • @sbonisojiyane2591
    @sbonisojiyane2591 5 років тому +26

    Ncese mtakababa kodwa😔 ke kmele ubekhona kwindlabeyphika bafo thina syaklandela ndoda muhle umsebenzi,

    • @sabeloijongo6514
      @sabeloijongo6514 5 років тому +1

      sboniso sboman year mfthu lamadoda lamadoda ahlulwa ukuzitshela klento yakhona ukhuzane ubaphethe ngeschitho ubabiza bonke for ukuzgqamisa yena ,usathane loyana mfthu umculo uzovulawa qhaaa

  • @sandilehlongwana5375
    @sandilehlongwana5375 5 років тому +2

    Mayelana nalomcimbi uxhashaziwe mfoka Mhlongo ngoba yibo abakbizile kodwa lokhu kwezbham kwaqalwa nguwe uthi uzofaka isbhamu ekhanda likaThuthan wath khona umfana ozofa ngoba wathwalela umculo konke lokho kwakngafanele ukusho so bumele ubunsizwa bakho lapho

  • @mbusonsele2761
    @mbusonsele2761 5 років тому +11

    uKhuzani wenze ubuqili wathi umcimbi owoMaskadi bonke ukuze abantu bezothenga amatickets onke.Ibhlungu ngempela into abeyenze kuwe qhawe bazama ukubulala umculo wakho kodwa bathi bathuthukisa uMaskadi,ungapheli amandla qhawe qhubeka nokusha ingoma sizohlezi sikweseka isphiwo sakho lesi.

  • @mduduzindaba7605
    @mduduzindaba7605 5 років тому +8

    Mmmm! baneynhliziyo ezimbi abanye abantu ; hhay kodwa qina mfokaNjomane ungavumi kushabalale ithalente lakho ; ziyeke izinja ngoba zihlangene ngawe zizobe zilumana zodwa ksasa; bacabanga ukuth owabo umculo kant nabo bayofa bewshiye.

  • @thembinkosimntungwa447
    @thembinkosimntungwa447 5 років тому +2

    Wemdumazi Mdumazi lento ayiqali ngomcimbi kudala wena umbonda uKhuzani ngenhlamba uthi umculo wawuthwalela uzofa noma yinini. 2 wathi abafana baseNkandla bayaxathuka akakaze akuphendule uKhuzani umbhedela awuzweke ukuthi kunjani uma sekubhekane nawe

    • @thembelanibuthelezi2664
      @thembelanibuthelezi2664 5 років тому

      Dakiwe wena Sdumu kulenhlinini yedixa lenu wayethini kuMdumazi encoma uThuthani ngentombi wothula uma uzoba yisilima

    • @thembinkosimntungwa447
      @thembinkosimntungwa447 5 років тому

      Ngani uyasho malebe kanyoko ukuthi wayencoma u Thuthani intombi vele iyashelwa nje

  • @khayambatha2965
    @khayambatha2965 5 років тому +2

    Kahlekahle uKhuzani unguJesu, kfanele athwale izono zabanye,ubengaphethe uhlelo, nathi sihlale kwaze kwasa sidela ubthongo sangababona oDSD, amageza,Shwi noMtekhala,manje kyahlupha ukuth uma kuxabana abantu bebanga intombi uzwe sikungena uKhuzani, kanti uma unenkinga nomunt othizen bhekana naye ngqo! Ngabe ufaka imxhantela

    • @nkosiyazimyaka5274
      @nkosiyazimyaka5274 5 років тому

      Kahle wena Silimaa u Thuthani yini obeholela abantu ngoba yilo leli Xoki lenu ebelibize abantu futy Yena njengo Mnikazi womcimbi bekmele ayisukumele indaba ka Mdumazi uma engachemile nina mabhinca nibuye nicabange ngezinQa

    • @khayambatha2965
      @khayambatha2965 5 років тому

      Yagula wena

  • @ndumisothandazani807
    @ndumisothandazani807 5 років тому +11

    Qina mdumazi, Kzolunga, amaqil awahlal iskhath eside

  • @pholozasibanyoni494
    @pholozasibanyoni494 5 років тому +2

    Shaya ingoma Njomane iyona into esikwaz ngayo hhay imali.......izofika mangabe sekufanele shaya ingoma...ligwinye lishisa mkhulu

  • @lindokuhlechere4927
    @lindokuhlechere4927 5 років тому +28

    Umthandeni umkhaya wakho mf2 sondelana laye

    • @samediatv
      @samediatv 5 років тому +2

      uqinisile mfethu bayenza ngamabomu lento

    • @infocite2871
      @infocite2871 5 років тому +4

      uphakeme kakhulu naye umthandeni kuzobaa nzima impela

    • @dlomoinnocent2104
      @dlomoinnocent2104 5 років тому +3

      @@infocite2871 Kahleni ukudlala ngo Mthandeni kwakunini yena evalelwa u Mthandeni ezizabalazela bona o Mdumaz be vunana no Khuzani kudelelwa uMthandeni.. manje senith uphakeme u Mthandeni ngoba nakhu sekmele axazulule indaba phakath kwabant ababengabangani okungaziwa nokuth babangani.. kahlen baf2 ukudlala ngo Mthanden

  • @nokuthokozafezeka2526
    @nokuthokozafezeka2526 5 років тому +11

    cha bekuhleliwe ngawe mfokaMhlongo but then you have to sue them for your expenses.Uksuka egoli uya e Durban ungalindele uyele into engekho uKhuzani kmele achaze kabanzi ngaloludaba ngoba uyena umhleli womcimbi ngyema lapho

  • @guguzulu987
    @guguzulu987 5 років тому +7

    Kulungile bayakwazi, abakwenzayo kodwa lelixoki, elwu Khuzani liyazi bayoze balibone

  • @mduduzimthabela1030
    @mduduzimthabela1030 5 років тому +12

    Cha bekusobala vele okwalomcimbi kuhle kwezinqa zesele ukty awukho ngomaskandi ungokudumisa njeh ukhuzani ngento engekho Njomane qina ndoda thina skhona szokweseka uthuthani uyaphapha nobubi sengaty yinga indla amaqanda

  • @saysotobe2181
    @saysotobe2181 5 років тому +1

    Kuzolunga bhuthi thandaza n push your talent that all

  • @mcsienyambose9462
    @mcsienyambose9462 5 років тому

    Okukhombe ngesibhamu hamba uyomvulela icala mnganami Gezalendalo

  • @mbonisenisimelane5121
    @mbonisenisimelane5121 5 років тому +3

    NIYAMBONA KE LO KHUZANI BESE NITHI INKOS YOMASKANDI LEYO. WATHI UMCIMBI OWAMASKANDI PHO KUNGANI EDLALE NGOMUNYE WABO FUSEEEEEEEEEEEEG MANI

  • @mlondingwane3470
    @mlondingwane3470 5 років тому +6

    Winkunzi mdumazi !! Bayakwesaba abanye omaskandi .kumele benze ubulungiswa bakukhokhele imali yakho.

  • @nkanyisosakhinyathi6522
    @nkanyisosakhinyathi6522 5 років тому +7

    Ngyazwelana kakhulu nawe ngodaba lwasemabhida but syazi ukuthi imali yakhona wagcina uyitholile baningi abaculi abakhokhelwa kodwa abangaculanga ngenxa yesikhathi in future mawunenkinga be professional uyeke lama video akho ngoba ngeke akusize ngalutho. Odabeni likathuthani I'm not sure who to trust ngoba namhlanje usho lokhu ksasa uyaxolisa kudela owaziyo ukuthi kwenzakalani ngawe? All the best 🙌

  • @zizwelemngoma9262
    @zizwelemngoma9262 5 років тому +8

    noze nilibone lelixoki ledixa eliwukhuzani nxa yancola nansinja kazi yindaba kowangakithi lo khuzanindini

    • @thokozaniinnocent7623
      @thokozaniinnocent7623 5 років тому +1

      Uxhaphela uKhuzani wena Msunu Kanyoko, njengoba ubiza Ukhuzani ngexoki, wake wathini kubani. Njengoba uMdumazi ehlezi ethuka uKhuzani, wake wamuzwa uKhuzani ephundula lomfana? Ungazoxhapha wena Nyongo

    • @zizwelemngoma9262
      @zizwelemngoma9262 5 років тому

      @@thokozaniinnocent7623 nquza kanyoko enukayo enezimpethu ungangijwayeli kabi mahashu angyena umngani wakho mina

  • @zanothandotembe1365
    @zanothandotembe1365 5 років тому +9

    Kade bekubizelani Kanti bazobukisa ngawe mina ngingumlandeli ka khuba kodwa yabona nje abukho ubulungiswa kusho ukuthi bekungawona umcimbi wamaciko Uma benze kanjena y bethatha amasayidi aw alikho iqiniso emhlabeni lothuthani wenu unkulunkulu yini wanamahlombe abanzi nxxxxx bona abahleli bomcimbi baphi lamaphixiphixi lawa yena khuzani lowo ubethulelani ngathi ngizonyanya #sengishilo

  • @zakhelesibiya7044
    @zakhelesibiya7044 5 років тому +3

    Thuthani Kayeke ukusebenzisa umsebenzi ukulwa nezitha zakhe ngoba lokho kumosha Khuzani nomcimbi ebesiwubona umuhle kodwa naye kumele aziphendulele mfokaMpungose

  • @matshanimapo8335
    @matshanimapo8335 5 років тому +2

    Akaxazulule phela losmomozi ohlez ety uyalungisa angachemi asifuni ngoBonabenza fut ke kubuhlungu kity esimlandelayo hlisa umoya njomane uKhuba wabo ixoki licheme nothuthani vele nxaaa

  • @mbongenikubheka9646
    @mbongenikubheka9646 5 років тому +10

    WeMdumazi shaya konke manje ngoba bakweza isilima sizokweseka thina mfethu ngoba uyazehlisa bona bayalwa fusegi lezinja mxm loNdlovu ndini

  • @lonalona8767
    @lonalona8767 5 років тому +2

    haaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaawuuuuuuuuuuu kanti wena bakuzondi kanti. Geza lakwethu ngizothanda uxolisa ngokukwehlele emcimbini besikhona sikulindele kodwa Mdumazi wabantu ngengoma ungamusoli umfoka Mpungose ngakushilo ngoba awunaso isiqiniseko sokuthi ebeqondise kuwena yize ebazi ukuthi angeke udlale. Bamba elithi isitha sakho besikhona lapha njengoba ubusushilo nje qina Ndoda.

    • @tshengibuthelezi3268
      @tshengibuthelezi3268 5 років тому

      Phephisa mdumazi ngingumlandeli omkhulu kakhuzani kodwa angihambisani nalesisenzo

  • @sbongiseninxumalo2254
    @sbongiseninxumalo2254 5 років тому +5

    Bakwethu abantu mele bafunde ukuthi umuntu lona unenhlizinyo uyacabanga uma ngabe yayhleliwe lento eyenzeka klendods one day zyobuya iympendula zayo kabuhlungu futh kzolunga ndoda

  • @sakhilentombela5027
    @sakhilentombela5027 4 роки тому

    Bayeke mdumazi mfana bhaxa ingoma abanalutho bakharera😭😭 ubala

  • @skhumbuzodlamini8131
    @skhumbuzodlamini8131 5 років тому +4

    Engabe wadlan kabani wemfokamhlongo bonkabantu bafuni Gazi lakho nomoya wakho or balwa impi kamthandeni ngawe asisazi manj

  • @mlungisifakude5229
    @mlungisifakude5229 5 років тому +1

    Nawe ke mdumazi mina ngzoktshela bhuti ngsemdletshen ngoksuka ..zamani ukth ningabi nanxabano nomthanden...umthanden bhuti insizwa akancethezi

  • @mfanafuthimalimela9247
    @mfanafuthimalimela9247 5 років тому +5

    Ngizwa isihluku nonya abalwenze kuwe engasinyeli isihlahla Khuzani ngoba ngolunye usuku uyodinga ukuzivuna izithelo .Mdumazi qina qhawe syawuthanda umculo wakho ngafika ngi 19#00 pm ngangithi nami usudlalile

  • @bidvestproteacoin3045
    @bidvestproteacoin3045 4 роки тому

    Mdumazi mfowethu phephisa ungapheli amandla khuphuka kakhulu kunakuqala liyeza elakho ithuba ilwa nkuzi sokweseka thina

  • @bonganimwelase4127
    @bonganimwelase4127 5 років тому +1

    mhmmmm Mdumazi kwakubi engikuzwayo.
    kuzolunga kodwa ngeke kuhlale kunjalo.

    • @mkulancube9902
      @mkulancube9902 5 років тому

      Eyi yabuhlungu keee lendaba yoooo kanti abantu banjani ezweni abasenaye unembeza phooo

    • @bonganimwelase4127
      @bonganimwelase4127 4 роки тому

      awukho mfwe2

  • @wellingtonkhumalo6694
    @wellingtonkhumalo6694 5 років тому +7

    Ngyakuzwa wemdumazi mfet kubuhlungu nakuthina ngoba kuyacaca ukuth ukhuzani unesandla kiyo yonke lento futh min ngibuhlungu kakhul ngayo lento okuwukuthi balwa nawe bayakubona ukuth uyinkunzi mfeth ingoma uyayishaya into abayifunayo ukucikela phansi umculo wakho nempumelelo yakho kodwa ungabanaki noma beku valela emcimbin kungoba bayakubona phel ukuth uma ungangena ushaya kubole qhawe lam uyayihlula inkandla ngengoma yingakho kunje kodwa akubona onkulunkulu bakho labo wen shaya ingoma thina sthanda wena njalo sizokweseka njalo mdumazi ungabi nendaba kubuhlungu nakuthina lokho okwenzeke kuwe . Uma uthuthan ubekukhiphel isbham lokho kucaca ngokusobala ukuth ulwa nawe njalo kuyomele akhuzwe ngayo lento ayilungile neze nje kodwa ungabi nendab kungenzeka yiyon indlela eyempumelelwen okuzayo uzobuthandwa izwe lonke mdumaz njengoba sikuthanda nje

    • @sihlemaduna6134
      @sihlemaduna6134 5 років тому

      Sandla sani leso Khunzin anaso lana KHULUMANI INTO ENESIQINISEKO NGAYO NGAVELIBUKHULUM NJR

  • @sthembisocele8814
    @sthembisocele8814 5 років тому +1

    Mdumazi ungaphatheki kabi ngokwenzeka kuwe, vele mase uya empumelweni abangani ekungasibo beqiniso bayaziveza uma bebona ukuthi uya phambili..... mina ngithi qhubeka nomculo wakho, syohlezi sikweseka..

  • @mbonisenisimelane5121
    @mbonisenisimelane5121 5 років тому +10

    Ake ngikubeke kube sobala nakhu....1. Khuzani Mgodi Mpongose unenhliziyo embi awuzuphumelela uzibiza ngeNKOSI yomaskandi ubukhosi lobu ? . 2. Thuthani uyisilima mfo demed.......3. mdumazi mfowethu ngyacela ubekezela bafo uzophumelela bafo noma bekubamba ngophondo..bengikwethemba KHUZANI Angiseyuphinde ngikuvotele

    • @christianhlophe1300
      @christianhlophe1300 5 років тому

      Kahle mfo wazenza ngathi awazi kuthi lamagama abenga condananga noMdumazi bewacondene ne gcokama

    • @sthembisondlozi8344
      @sthembisondlozi8344 5 років тому +1

      Ngyabonga mfwe2 naye uKhuzan aze abekulezinga akulo watakulwa abaphezulu kuye naye akatakule abanye finish.

  • @chazanikhwela2568
    @chazanikhwela2568 2 роки тому

    Ubolile lo Maskand wamanj babe ngcono O Mgqumeni,No Mtshengseni No Mfazi Mnyama babe ngcwenga ngengom ay laba abalwa ngengom Bajike babe izitha Qina Njomane bayokidinga nawe one day

  • @nomalovnees9172
    @nomalovnees9172 5 років тому +6

    Angyena umlandeli wakho kodwa bafo ngyabuzwa ub'hlungu kukabili uyabakhokhisa (sue them) noma ufune abantu ozophilisana nabo endimeni leuesbhamu ayamukelekile ke nje sdalo impilo yakho le kahle kahle icala nje elinzima kabi

  • @Mthunukeni
    @Mthunukeni 5 років тому +1

    Baningi abaculi abangangenanga lapha nami nje angingenanga kodwa ngangisohleni.

  • @ayandabuthelezi6625
    @ayandabuthelezi6625 5 років тому +2

    Cha kubuhlungu qhawe lami cha uThuthani islima lesi nobhozo abahlukene nokungazinaki

  • @mhlanganomedia5628
    @mhlanganomedia5628 5 років тому +8

    uKhuzani kumele achaze kuthi kwenzakaleni ngalokhu

  • @mdinekamaphisa7502
    @mdinekamaphisa7502 5 років тому +4

    It is very tragic what happened to you Qhawe. It was about Khuzani after all, that's why he's trending alone after the event. U should have been appreciated 4 being used in mobilizing a group of ur fans to attend the event.u really deserve a formal apology...bt that's not how things will be. Xese Bafo. We have Learnt that in Maskandi certain individuals bavunwa noma bebheda...

  • @celaniaza79azania93
    @celaniaza79azania93 5 років тому +16

    Ukhuzani umbi intliziyo yakhe imbi Kuba unesandla kuloko inguye noKhuzani ucimba uthuthani unguThixo uqine mfana wakuthi uThixo ukhona

    • @sabeloijongo6514
      @sabeloijongo6514 5 років тому +2

      Celaniaza79 Azania hhayi ngempela nkunzi ukhuzani ukhuzani imbi inhliziyo yakhe straight oz

    • @welilesalabemhleba39
      @welilesalabemhleba39 5 років тому

      Celaniaza79 Azania ayikho lento oyshoyo

  • @mlungisis2658
    @mlungisis2658 5 років тому +7

    Ahhh ncese mfethu ungapheli amandla kumele uKhuzani ayilungise lento

  • @thulaniemmanuel7467
    @thulaniemmanuel7467 5 років тому +5

    Lokhuzani wakhon unenhliziyo embi bayoze bembon abanamehlo crc angishwabuli

  • @gcinanidanisa3047
    @gcinanidanisa3047 5 років тому

    Ay mina angisazi ke kade sikubongela nje sith usudlulile kulezinxushunxushu kant kuseza ezingaphezu kwakho konke

  • @lillyxanga7395
    @lillyxanga7395 5 років тому +2

    Yaze yabuhlungu into ngiyizwa la! imali engaka just went down the toilet for nothing!
    Travelling from Jozi to Mtuba from Mtuba to Dbn, the whole band that needs to eat,
    and other costs for them to travel! going back to mtuba, the band nayo going back to mtuba,
    Mdumazi from Mtuba to Jozi again! imalini echitheke lapho?
    Angisayiphathi ke ukukhandleka emzimbeni driving rushing phela funa zinto zibe right and funa nokfika on time eMabhida!
    Emabhida afike emini lets say 1pm waiting to to perfom at 4pm!
    4pm of sitting down till 11pm ebsuku but besekuthiwa emvakwalokho hamba awudingeki!!
    Hhmm! ishluku esingaka Khuzani!
    Mdumazi bhut inkinga ave umuhle and talented, nomona wokuthi you are handsome kozakwenu nje yiwo lo!!
    Ngithi ke baba, cela uzethembe, uyibhungu, umncane unethalente hlala nje emculweni ubhale u4 njengevila ungayi ndawo, uthule emlonyeni ngalwisi muntu, One day Thixo sazokumangaza!
    But lena yona eyenziwe yokusukelwa ubookwa wachitha mali engaka for nothing isukumele baba expose them ngahlali phansi!!
    ukuthula noxolo kaJehova alwehlele phez kwakho Amen

    • @mvelisomehana1302
      @mvelisomehana1302 5 років тому

      Ngakhathazeki mntaka baba kuzolunga ubomi bunjalo

  • @bhekanixolani2215
    @bhekanixolani2215 5 років тому +2

    Geza Lendalo ngibuhlungu mf2 , UThuthani ndini lo usebuthwele ngekhanda ubunjinyiya kanti ayikho ryt lonto

  • @victormtolo4801
    @victormtolo4801 5 років тому

    Yah kubuhlungu Njomane kodwake ngiyacabanga ukuthi kunemigudu kamaskandi ekufanele uyilandele ukuze agcine ephumele obala uMkhuba ngalesenzo PHEPHISA QHAWE

  • @joelsmoyo6080
    @joelsmoyo6080 5 років тому +3

    Qina ndoda bafuna ukukuphula umoya ,abantu abanomona ngeke baphumelela

  • @infocite2871
    @infocite2871 5 років тому +1

    eyy Nxese QHAWE, uKhuzani yinyoka bafwethu ngisho nongaboni usazobona. Kodwa lento kathuthani ayisadingi ukukhulunywa .......... iynhlamvu nje entathu zingaylungisa. intoyenhlamvu uThuthani nomkhaya wakhe. uThuthani usetshenziswa ukhuzani futhi imbambe ngalemithi yakhe athwele ngayo........

  • @mthandiwegcokamachiya157
    @mthandiwegcokamachiya157 5 років тому +1

    Baneyntliziyo ezimbi laba baxhaphaza uMdumazi babembizelani kanti bazakwenza lodoti abawenzile...unkulunkulu uyanibona ngelinye ilanga ziyobuya induku kuyoba kubi..qina Mdumazi mfanakithi uqhubeke nengoma yakho emnandi amen

  • @andilemereki8409
    @andilemereki8409 5 років тому

    badlangawe Gezalendalo kungakho benganxusanga neGcokama wena ungumculi mpela kusegazini lokh
    u mfowethu qhubeka wenze umculo sinawe '' MFOWETHU WENA UNGUMCULI SIYAKUTHANDA QHUBEKA NGOMCULO FUTHI SIYAKUTHANDAZISA "

  • @nelisiwepriticia8541
    @nelisiwepriticia8541 5 років тому

    abanye abantu bakhohlakele shame kanti siyawuthanda umculo ka Mdumazi thina

  • @mcsienyambose9462
    @mcsienyambose9462 5 років тому +2

    Lol nasemshadweni abaneli bonke abantu

  • @vusimuziamos6742
    @vusimuziamos6742 2 роки тому

    Hamba mfanawami uyozehlisa uxolise kukaThuthani ngoba lokhu okwenzayo akusikho ukuxolisa uma usafaka ukodwa and futhi okunye nguwe vele onephutha, wena ngikubona ulahlekelwa ikusasa lakho ngenxa yokuthanda amantombazane angenanqondo.

  • @nhlanhlasilingene3557
    @nhlanhlasilingene3557 5 років тому +3

    nonakele kulomculo nonke nabasakazi benu ukube wawazi ubungeke uye ay akudlalwa ngomuntu kanjeh
    thula kunzi inxeba lenduda alihlekwa

  • @dumisanintokozo3562
    @dumisanintokozo3562 5 років тому +6

    mmmmmh mfana asazi noma ishwa kodwa ake ubheke nasemsamo ndoda maybe onjomane baneskhalo bhuti azikwazi izinto ukuba kanje.

  • @uqhoshaf4892
    @uqhoshaf4892 5 років тому +6

    iphutha elakho mfethu... uthi mawulwa noThuthani ubese ufaka oKhuzani... nanifownelana nothuthani sewthuka nokhuzani uthi uthwele... kulelizwe esphila kulo okungelakhuba ubofunda ukungaholwa yintukuthelo ikuholela ehlathini. kodwa keh qina ndoda kuyoze kulunge iynkinga banazo bonke abaculi.... zigcine kuwe usnike umculo omnandi esikwazi ngawe

  • @vukanimthiyane8284
    @vukanimthiyane8284 5 років тому +2

    Mfo kaNjomane winkunzi kakhulu ngasesisokeni angimbon osezingen lakho ngyafisa kubizwe abangakwa ukxazulula syawthandumculo wakho bhuti.

  • @sinenhlanhlaalexsinenhlanh7501
    @sinenhlanhlaalexsinenhlanh7501 5 років тому +2

    Cha yaze yabuhlungu lento eyenzeke kuwe qhawe ngingumlandeli kaKhuzani impela bt alizange libekhona iqiniso kulendaba yz ngizwa ngfikelwa izinyembezi...bt ungapheli amandla ikhono unalo likhulu futhi

  • @nkanyisomkhwanazi6484
    @nkanyisomkhwanazi6484 5 років тому +1

    Yaz lokhu okuThuthani sekuzenza umculi nakho ...ufuna insizwa enjengaye eyeke uMdumaz ngoba emncane .noKhuzani mudala engaka benza ukuncola ngoba kfanele kuphumelele bona bodwa nxxx qina Mdumazi kuzolunga

  • @lukhanyombanyana3791
    @lukhanyombanyana3791 5 років тому +5

    mmm..mmmmhh..kwabhlungu ke lokhoo,,cha mfw2 bakhlukumeze kakhulu I waste engaka baf2ayenzile knt akazuthola Lutho ngalokho,kdw usengaze ejeziswe kanjee chaa baf2

  • @sibonisomanuel2416
    @sibonisomanuel2416 5 років тому

    Ngyadabuka kakhulu Mdumazi kodwa uNkulunkulu uzoziveza phambi kwakho khululeka

  • @mlungisifakude5229
    @mlungisifakude5229 5 років тому

    Bathi umthanden isixhwanguxhwangu mawngababuza yini enye abangasitshela yona ngegcokama wendoda uynsizwa ngyakwaz sondelanani madoda ninegcokama

  • @jeromerandall4512
    @jeromerandall4512 5 років тому

    Cha nami ngangikhona ngiklindile mf2 ngphoxekile ungasadlali

  • @mrnpbmanzinimanzini3585
    @mrnpbmanzinimanzini3585 5 років тому +4

    Thula ntuana umenzi walento ngeke alaste futhi ithalente lakho angeke libulawe omunye umuntu

  • @vezuxolomncube918
    @vezuxolomncube918 5 років тому +2

    Wabeka nsizwa kwazwakala.. qhubeka nje uthobeke kanjengoba wenza.. uzifundise nje ukuth impumelelo yakho ayikho kumuntu kodwa isekusebenzeni kwakho.. bakuzondela khona ukwenza umsebenzi omuhle, bazama ngayo yonke indlela yokucindesela ithalente lakho ukuba lingaveli.. cula kakhulu ke manje. Thina sizokweseka mfanoo

  • @emmanuelndlovu4401
    @emmanuelndlovu4401 5 років тому +2

    Kuzwisa ubuhlungu lokhu kwazise ukuthi isipho sakho ankekho umuntu ozokuthathela isiphiwo sakho wena yeza okwaziyo ngisho nemncimbi yabo idakiwe

  • @manqobadlamini8227
    @manqobadlamini8227 5 років тому +2

    Bayeke mdumazi ubuqili buka Khuzani bonke lobu

  • @andilemereki8409
    @andilemereki8409 5 років тому

    FUTHI UNGUMCULI OFUNDILE AWUFANI NALABA ABANGENA ISKOLE. AVULEKILE AMAZULU FOR WENA MFOWETHU.

  • @juiceorosomkhuludlamini889
    @juiceorosomkhuludlamini889 5 років тому +9

    Thuthani akabeyinsizwa impiyamadoda yaphela cz yena wadli ntombi yomfana manj nking yakhe mnj

    • @infocite2871
      @infocite2871 5 років тому

      ingoba kwavela ukuthi wayenamanga tamnika amathanga wodwaaaaaaa haaaaaaa

    • @juiceorosomkhuludlamini889
      @juiceorosomkhuludlamini889 5 років тому

      @@infocite2871 kanti yayinamang nkunz Malang loool yikho ngafun kuxolel mdumazi

    • @infocite2871
      @infocite2871 5 років тому

      @@juiceorosomkhuludlamini889 yayisenga ezimithiyo mfo mangizwa

    • @samumaureen8698
      @samumaureen8698 5 років тому

      Yeyi abantu bayazazi iyindaba zabantu

  • @mzikhonankwali9183
    @mzikhonankwali9183 5 років тому +1

    ai kunzima kumaskandi

  • @skorokoro_gumede_sa
    @skorokoro_gumede_sa 5 років тому +2

    Kunzima Mdumaz ndoda yakith,umthetho wabantu abaphumelelayo banonya kakhulu uKhuzan bekufanele kubekhona akwenzayo noma ngabe benixabene kanjan akudlali phela ukusuka eGoli uze Lana for nothing

  • @andilefuture8804
    @andilefuture8804 5 років тому +1

    ABUHLUNGU AMAZWAKHO NDODA INTO EYENZEKE KUWE NGYAFISA UKUT INGENZE KI NAKWABANYE ABLUNGISWA ABSOZE BAKHONA OKUNGPHATHA KABI KAKHULU UKT NENKOSI YETHU IBIYAZI (indlamlenze) angikushoyo ukt nje bekezela liyeza elakho ithuba sbonge singabathandi bama skandi ukt usazise ngodaba lwakho sokhlekisa ukt intozakho mfowakithi zilunge ungakhali kakhulu ngokuklahlekele izinto ezinhle ziyeza kancane kancane kozekulunge ndoda yamadoda

  • @buhlebztv7421
    @buhlebztv7421 4 роки тому

    Unekhono Mfoka Mhlongo and ucijile angiyiboni inkinga kuwe ngiyakucela ungamulweli umuntu wesifazane ongamile endaweni eyodwa yazi iyenyanyisa lento thina sikwazi ngekhono lakho hhayi izimpi zabafazi( Indlela eya empulelweni idlula la yenza odume ngakho okunye kuzoziqondela mfana kaNjomane)

  • @rhymesbusisonkomo2539
    @rhymesbusisonkomo2539 5 років тому +2

    Cha uKhuzani ubesho uMthandeni kodwa bhud ngenkathi ekhuluma eStage ngoba uze engamenyiwe

    • @nkosiyazimyaka5274
      @nkosiyazimyaka5274 5 років тому +1

      Kahle wena Wazi ngani lokho niyathanda uku defender ngisho abantu sebe Bheda nina niziphukuphuku kabi..Akanikiwe ngani imali yakhe pho ngoba nazi kaCool nina

  • @michaelnzungana1087
    @michaelnzungana1087 5 років тому +4

    Mmmmmmhhhh ngyamthanda uKhuzani kodwa mekwenzeka into ebuhlungu kanje kwenye ingane nayo izaliwe inomndeni iyasebenza idinga imali njengoba naye umuntu eyidinga

  • @lindokuhlechere4927
    @lindokuhlechere4927 5 років тому +2

    Sonke simbonile ebathela ngomquba #winkunzi gcokama

  • @ayandabuthelez7293
    @ayandabuthelez7293 5 років тому +1

    Vele lomcimbi beku owokudumisa nje ukhuzani baningi nabanye abaculi abangadlalanga

  • @nkosikhonagumede3635
    @nkosikhonagumede3635 5 років тому +1

    Esh! Yabuhlungu lento eyenzeka kumdumazi kazi wadlani Mdumazi

  • @phumlani3811
    @phumlani3811 5 років тому +1

    Qina qhawe uqhubeke nokushaya ingoma sijabule singabathandi bakamaskandi, laba abakucindezelayo bayakutshala njengembewu, uyobona usukwelinye izinga ngelinye ilanga.

  • @nontlesikhulume931
    @nontlesikhulume931 5 років тому +1

    Xolo bhuti wethu ibuhlungu yonke lento qina bhuti kuzodlula khumbula kuba mnyama kakhulu xa kuzosayo uThixo ukulingisela into entle uzokosula inyembez

  • @ntandoyenkosikhoza7093
    @ntandoyenkosikhoza7093 5 років тому +1

    ngimkhonzil uMdumazi ayehli kahle lento eyenzekile kod uThuthani uyozisola

  • @anelenxumalo6090
    @anelenxumalo6090 5 років тому +1

    Bekezela mfoka Mhlongo kuzolunga sekuse duze phambili

  • @lungindzimande9792
    @lungindzimande9792 5 років тому +3

    Ncese baba phephisa uthixo ukhona

  • @bonginkosivellem3980
    @bonginkosivellem3980 5 років тому +2

    Qona ndoda kuzolunga indlela eya pumelelweni injalo bazonya labosathana letlizio ezigcolile osathana

  • @nkosingiphilenxumalo5280
    @nkosingiphilenxumalo5280 5 років тому +2

    cha qina mdumazi musa phela nawe ukufuna kudatshukelwa kangaka why uth ''uswele'' ungabolisebenzisa nala lingadingeki khona lelo gama bakhona abantu abaswele okwangempela aii lento oyshoyo qina ube yindoda

  • @nonkumbuzonomalungelokhuma8726
    @nonkumbuzonomalungelokhuma8726 5 років тому +2

    Ncese.Mdumaz kubuhlungu mfwethu uThuthani kusemhlaben lana abuhlungu amazwi akho mfwethu

    • @cpesandedudu2522
      @cpesandedudu2522 5 років тому

      Nkosi yam ingane yabantu iyizamela indlela eya empumelelweni. Bt say r very selfish ngokuthi bakusukele kanti bayazi ukuthi bakwenza islima. Ungapelamandla babazi unkulunkulu ngeze akulahle konke kuzodlula. &Uzoshyna lyk a gold . keep pushing kwi talent lakho lv u

  • @user-vd6ne1rz9s
    @user-vd6ne1rz9s Рік тому

    Ngaphandle kokunanaza uThuthani akayfun lensizwa yakwethu okubuhlungu ukut abantu bayathula nje bebadala

  • @sihlemabasa1235
    @sihlemabasa1235 5 років тому +2

    Yabona ukhuzani ubonisa ukuba elikhulu igwala ngoba naye uncikiselwe nguthuthani walalela ukuthi uMdumazi akangafakwa edlale naye... lento yenu is a shiiid nina bomaskandi abacheme nonjiniyela abangasili zinja

  • @Mashinga1944
    @Mashinga1944 5 років тому +1

    Khululeka mkhulu unkulunkulu uyakwazi akakwenzayo nxese khehla

  • @nkazimulothabethe7791
    @nkazimulothabethe7791 5 років тому +2

    ncese mdu,nkosi izobanawe

  • @phindilengwenya3607
    @phindilengwenya3607 5 років тому +1

    Loyola khuzani want usekabi Isitha sawonke umutu

  • @cebolenkosiluhlongwana1167
    @cebolenkosiluhlongwana1167 5 років тому +1

    Wena koksiza kt usondele kumthandeni ngb yabna abakfuni phuma kubo mkhulu abakdingi. onjoko bobe bekthuka ngakh nj

  • @infocite2871
    @infocite2871 5 років тому +2

    Okumnandi ukuthi vele ukhuzani usezofa soon ngob ethwele nje. fiev years ephila kobe inhlanhla imithi yokthwala isheshe ikbulale futhi naye uyazi.......... Syobonake ukuthi oThuthanja bosala benzeni

    • @nkosingiphilenxumalo5280
      @nkosingiphilenxumalo5280 5 років тому

      thula ke zondi nondaba usuyabheda ukhuluma into ongayazi ukuba impela umuntu uyafa uma ekhuluma amanga ngabe sesihamba phekwakho vala umlomo sithandwa

    • @infocite2871
      @infocite2871 5 років тому

      @@nkosingiphilenxumalo5280 thula ubuke mfowakithi ....... ukuthi sengcasulwa nawukuthi bahlangene ngomfana omncane laba. kodwake ngizwa kahle okshoyo

  • @nonkululekombhele3342
    @nonkululekombhele3342 5 років тому +2

    Kwakubi mdumazi qina indlela eya empumelelwen inzima