Sihle Mazibuko awuwazi umculo uma uthi Ndlamlenze is the best maskandi ever what about Mgqumeni, Mfazi Omnyama Bhekumuzi Luthuli, Mahawukela noma udidwa u ever ngiyakuxolela
Thulani akadlali lomfana, the thing is akafuni ukwamukela ukuthi kunabaculi abaningi abacula ukumdlula, Jaiva Zimnike owomunye wabaculi bakamaskandi abanekhono kakhulu kwezomculo, yikho nje ukuthi abaningi abakakuboni lokho, this guy is very powerful,
u Khuzani kanti akazi yin ukuthi umlando ka masakandi usuka kuphi ?? umuntu onezwi elihle angaculanje o gospel njengoba u Mabutho esho,ukuze kuthiwe ungu maskandi kumele ube na certain qualities ! Inkinga ukuthi abantu badukisekile abasazi ukuthi uma ukhuluma ngo maskandi ukhuluma ngani Maskandi.... Okunye ke u JaiavZimnike,Imfez'emnyama,u Mjikjelwa ukubala nje abambalwa bakuuphethe konke okufuneka kumuntu ocula u maskandi ... Enyi into bakwethu u Khuzani wadunyiswa wathi efika nje emculweni wamatanyiswa nabantu esebenegama emculweni u Mgqumen no Mtshengiseni
cha bafwethu asinamona noKhuba esingangakfuni ukuzbiza ngenkosi kamaskandi ebe esahlulwa uZahara ngokshaya isginci akath yena uyinkosi yeGosbel lokho syakvuma. ya aya a a
nancokola kamnandi zinsizwa kuhle lokhu enikwenzayo ukuncoka cha kodwa mina ngivumelana no KHUZANI isginci into oyifunda la emhlabeni ngoba nobani okuthandayo ukusifunda angacela okwaziyo amfundise ngaleyondlela cha impela umuntu engeme ngokuthi unesiphiwo esho into engenziwa unomubani onothando lwesginci cha kona seninqena ukuvuma nje niphendulekile futhi nanelisekile vumani wothani khuuuba
King Khuba unswempu boi laba abaz nokuth empeleni yin i Artist .....
Mbambe khuba ❤️
ngiyawuthanda umusic ka Khuzani100% qhubeka nekhono lakhi mfana sekhaya
Knowing how to play a guitar is a skill and being a good singer is a talent.
You can learn to play a guitar 🎸 but you cannot learn a good voice.
Umasikandi Umasikandi ngesiginci ngiyamvuma u java yinkunzi
Up Mfezi mmiii
Zancokola kamnandi insizwa Madoda Siyabonga bafowethu.Yisoka Jaiva
uqinisile uKhuzani abazi lutho laba vele uyabahlula
Çha Awukwazi ukuba yinduna yezinsizwa ungakwazi noma ungaziphathi izinduku ngakhoke akasiyo inkosi ukhuzani engakakwazi Ukwenza zonke izimfanelo zika maskandi njenge Nkosi uMgqumeni Ayabe Izishayela Isiginxi,Izo backer,I Leader And Izi Producer Injalo Nje Iyishaya Ingoma Engekho Muntu Ongakuboni Lokho Njoba Khuzani Singakaboni Nengoma Etheni Nje Ay Ksakude Phambili. Bakhona Abakufanele Ukuba Amakhosi
iqiniso kakhulu lokhu okukhulumayo ngiyabonga mina
Wena ikuphi okwazi ukwenza wekabi ??? Eyi no mlomo mcowethu eyi
Ngyathanda mfezi n jaiva🤩🤩
isibonelo uKhangelani uyena omdala eqenjini likaMgqumeni umfundisle intambo yamehlula ngoba engaphiwe yona akehlukene nomunt ongenawo uMatric ngoba oJaiva noMjiks......bayazishayela.
Khuzani best 👌
Umona awsoze wasuphela kumuntu uma into engenayo noma engakwaz ukyenza uKhuzani sikbiza ngomhobholo lokhu akushoyo
K wadla ukhuba ubaphethekhona khuba sebevika ngeyginxi syezwa madoda
Sebevika ngeziginci but uyabehlula uKhuzane ngengoma badide Khuzane up.
Jaiva yi artist,uyakwazi nokuhlaba.Lo yena uyeyisa lo Khuba lo
Angith uyabon lokhuzan wenu uMessi uphiw ibhola wazalw eliphethe kushuth ibhola wath ephuma waphuma nebhola. Cha uyakhuluma khuba.
Qhubeka uthathe ama awards Khuba mfana bazosala begade ukuthi owosidla isigingxi...King Khuba 100%
uqhathanisa umatric nesginxi kuhle bt uthisha ngeke angene ekhanda lakho akbambele iminwe nepeni ethi bhala i-answer ecorrect sooo ngeke uyidlale intambo ungaphiwe yona yona sewehlule awuphiwe isiginxi mfo wasemansaba
Mxxm ayikho lento phikisayo wena
THE BEST DEBATE
After 6 years... UKhuzani uqinsile laa kunomehluko phakathi kwekhona ne sphiwo... Isphiwo uzalwa naso kodwa ikhona into oyifundayo ukhone ukuyenza..
UKhuzani makabe yiNkosi yeScathamiya!
lol
naze nacokola kamnandi bafana bakithi
Ngenhlonipho yakho Jaiva ngiyakuvuma,lo uthi wawucijise umlomo ayi cha Khuzani uyeyisa
Sihle Mazibuko awuwazi umculo uma uthi Ndlamlenze is the best maskandi ever what about Mgqumeni, Mfazi Omnyama Bhekumuzi Luthuli, Mahawukela noma udidwa u ever ngiyakuxolela
Lokhu kubizwa ngobumbano futhi kuyinto enhle
ibhulukwe la Jaiva iis not make sure😂😂
😂😂😂😂😂
Cha jaiva uyiboss nje sebengakhuluma nje oswelizinyo bezibize ngezinkosi bt jaiva uyinkosi if kungenjal bazaishayel isiginxi phelaa isbone
Halalisani Mukelani
UNOMONA KHUZANI NGOBA UNGAKWAZI UKUSHAYA INTAMBO...YEBO UYACULA KODWA AKABABONGELE NABAKWAZI UKUSHAYA INTAMBO
Cha kahle akanamona nje uKhuba, mos nabo labafana abamvumi ukuth uyacula
its a debate ba4
Hhaw madoda zancokola insizwa kamnand .akuliwa akekho onomona just bajabule nje
Good
Ayi lutho khehla amakhosi kaMaskandi siwazi ngobetha izintambo zithethe inyani, wena ungeyiphi???? Nkosi yomaskandi besifazane? 🤔
angeke ubeyisilima njengomlandeli kamaskandi ongagundile mina angiyiboni iphutha klabantu bayazincokolela njekwaphela
ukuncokola kuhamba namaqiniso isikhathi esiningi bafo uma usake waba kwinkulumo mpendulwane uyakwazi lokhu engikushoyo
@@sandilesandy3228..kodwa uvuthiwe umfoka Mpungose ekhanda..umqondo wakhe ujule kakhulu..ngyayithanda inkulumo yenu ngoba nibahle nonke ngokwehlukana..omunye iphimbo..abanye iziginci..uMabutho yena ufana nento engekho.
Umasgalobhe ✅
oke ulalele isginci Ku jaiva nena zinqa uyeke lomsangano owushoyo ulalele nephimbo ukuthi abadizi phela bona udumo abaluthengi ngemali bt ngengoma ufakaz nawe mvenqe ngeke ulunge Ku jaiva usatatazeliswa umfan wasemdlentshen ahoooooooo heeeeeeeee kwaysholo I minister wen ngoba uthanda nobukhosi zama ushun wakho phela
lool laqala lashuvalo
JAIVA
Cha akufanele kubangwe noma kubukelwane phansi lapha. Iphimbo linendawo yalo nesiginci sikhuluma indawo yaso. To me kuyafana. Labantu baneziphiwo bonke but ngendlela ehlukene besekuhluka ngokuthi i favor (isiphiwo or umusa) ekabani ngalesosikhathi.
Jaiva zimnike ungkhumbuza emakhaya manje kwelakithi phansi le Nquthu ezidulini ngyanivuma baf2
Where and when was this? And what was the purpose?
khona abantu abadalelwa ukuphoxa nje. ngoba laba bantu bayazidlalela nje wena uphoxelani?
Thulani akadlali lomfana, the thing is akafuni ukwamukela ukuthi kunabaculi abaningi abacula ukumdlula, Jaiva Zimnike owomunye wabaculi bakamaskandi abanekhono kakhulu kwezomculo, yikho nje ukuthi abaningi abakakuboni lokho, this guy is very powerful,
ngyakusekela bongani lapho
Imfezi yona iqonde ukuthi iyinkosi kaMaskandi ?????
Futseng wena java noma Locks anikayo hamba wena khuzani futhi unomatubuletsheni abanawo bona
Jaiva ❤❤
Jaiva zimnike ❤
abalandeli Baja Tata Ugqumo banentlamba bavele baqhamuke nizokwenza njani ngoba Indlamlemze izwana no Jaiva
u Khuzani kanti akazi yin ukuthi umlando ka masakandi usuka kuphi ?? umuntu onezwi elihle angaculanje o gospel njengoba u Mabutho esho,ukuze kuthiwe ungu maskandi kumele ube na certain qualities ! Inkinga ukuthi abantu badukisekile abasazi ukuthi uma ukhuluma ngo maskandi ukhuluma ngani Maskandi.... Okunye ke u JaiavZimnike,Imfez'emnyama,u Mjikjelwa ukubala nje abambalwa bakuuphethe konke okufuneka kumuntu ocula u maskandi ... Enyi into bakwethu u Khuzani wadunyiswa wathi efika nje emculweni wamatanyiswa nabantu esebenegama emculweni u Mgqumen no Mtshengiseni
hhayi mfowethu walikhuluma iqiniso ukube useduze ngabe ngiyakuxhawula ukube sicabanga njengawe sonke ngabe kumnandi emhlabeni
Wenake uyawazi umqulo futhi uyawu understander
Bashaye Khuba vele izwe elakho
Indidane ibingayishayeli kdw niyivume isithule kuth iyinkosi kamaskandi ninomona ukhuzani uyanehlula ngengoma ubufakazi yithina balandeli bakhe sibaningi futhi siyanda yin pho bangayishayeli I bass guitar pho
kunomona lokhu,unoma Mgodi
Sikhona isisoka kuKhuba ngeke uyinkinga Khuba 😂😂✋
Unamanga weKhuzani ufuna ukubukwa
Yeeey naze nangichaza zinkabi nitshelana amaqiniso nihleka😍😂😂
Ngaze ngasichitha kamnandi isizungu Ngale debate
Phela ufuna kugcine yena ukhuzani
ukhuzani isilima
kahleke lindokuhle mana ngikulungise ivoice nesphiwo sokucula kuhlukene ivoice wonkumuntu unayo wonkenje umuntu okwazi ukukhuluma ukhuluma ngayo ivoice phela ukuba kuya ngalokho sonke ngabe siyakwazi ukucula
cha bafwethu asinamona noKhuba esingangakfuni ukuzbiza ngenkosi kamaskandi ebe esahlulwa uZahara ngokshaya isginci akath yena uyinkosi yeGosbel lokho syakvuma.
ya
aya
a
a
khuzani new album
Umona phansi khuba funda nawe ukuyishayela koze kulunge
Cha bafethu u jaiva uqinisil ngoba uma uzalwa ufumbethe suke ufumbeth ikhon or kany isphiwo sakh
Mara usheshe wakhatha bafo bekumele Sizwe intambo
Khuzan kuyasho ukut ufundile yabanyisa
Uyakhuluma ukhuzani mayebabo
Khuba uphilisa abanye kanzima
ahoooooooo heeeeeeeee nayi inkosi yamaxoki iphika into esobala vuma mvenqe wen waphiwa ukufudumeza kphela
khuzan nawe kumele usazi isginci
Jaiva uyinkosi
khon oshawa I listening skill la!!
iphi ivideo ephelele
madod bayancokol lamadod ningayithath personal
Kuyacaca ngyabonga mna
Sphesihle Meyiwa
uMthandeni sbusiso Manqela uyinkosi yamaskand. Ngazonda maw'thanda #Indlabey'phika#
Sbani Ndima Kuphi?
nancokola kamnandi zinsizwa kuhle lokhu enikwenzayo ukuncoka cha kodwa mina ngivumelana no KHUZANI isginci into oyifunda la emhlabeni ngoba nobani okuthandayo ukusifunda angacela okwaziyo amfundise ngaleyondlela cha impela umuntu engeme ngokuthi unesiphiwo esho into engenziwa unomubani onothando lwesginci cha kona seninqena ukuvuma nje niphendulekile futhi nanelisekile vumani wothani khuuuba
Jaydon Cocks j
Ngeke umelane neciko ngokukhuluma ,Khuzane wabehlula
naze nancokola kamnandi bafe2 ngathi kungazwanwa kamnandi kanjena nje kubo bonke omaskandi kube nozwano into enhle lena eniyenzayo
ay insizwa kodwa umfoka mpongose impela nentombi noma ngabe iyaziwa ngakubo ukuthi ayiqomi kodwa cha umfoka mpungose engayehlula impela nangu phela ehlula izinsizwa ziningi kusaba ngene ezinye zikhale ngaphansi inesisoka futhi injalonje bakhube khuba
Shaya khuba
IMfez noJayva nca nkos
Yiziiiii mngani
Bafowethu ngyayithanda lento yenu ningavumeli usathane angene phakat kwenu bafowe2 mnandi umculo wenu godbless
babhaxabule Khuba abakho bonke laba ubaphiwe yinkosi........ ingithi siayazi sonke izwe likaKhuba
ukhuzani inkunzi but ujaiva ukhona ngampela madoda
wasted 11 minutes of my life...
Namaciko ngayithanda ledebate yaphela kabi ngsalinde isginci
islima lesi,kuzazela ukukhuluma nj kphela nezinqe eyphansi,awukwaz nokulalela nj
Silana lasikhona
Wolish uliphinde Mabutho nge gospel
Cha uKhuzane wabehlula ngenkulumo .ngiyamvuma
Khuphuka khuba ❤️❤️❤️
bathin kumanje...engani uyasihlaba
wow kwamnandzi
jaiva unomoya ophansi shame
kahle nje iqiniso umasikandi umasikandi ngesiginci seningakhuluma nje niyakhohlisana
khuzani kodwa ai i love ya mncwaaaaaa
Funda isiginci khuba ai umona
Yabona kuhle insizwa mazincokola kanje 😂😂😂😂
Mabutho udakiwe moon ka Nyoko fuseg Nhlunu
zishayeni phela sizwe lwaqala lwashuvalo bakhube khuba vele sebekhubekile
sandile shange awufake lengoma yemfezi emnyama ethi ukhomba ngophakathi ikula album ethi jezabel pls
Khuba khuba
ayi cha abantu banomona Ukhuza uyayazi into akayenzayo
Danki indlalamulenze iyayenza lento phansu Mona guys