EPISODE 214 / UBEDAYISA IZIDAKAMIZWA WABALEKA NGOBA ESEFUNWA ABANTU ABABEZODLA UMSEBENZI WOKUDAYISA

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

КОМЕНТАРІ • 62

  • @mptv1
    @mptv1  5 місяців тому +2

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    ua-cam.com/channels/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin

  • @douglasphumlani7839
    @douglasphumlani7839 5 місяців тому +25

    Proff besacela ngelinye ilanga usibonise iMaskandi lena abahlala kuyo ukuthi injano noma usenzele nje video yayo

    • @SimangeleMthembu
      @SimangeleMthembu 5 місяців тому +2

      Nami ngiyafisa ukuyibona

    • @user-fj6uc2kv2f
      @user-fj6uc2kv2f 5 місяців тому

      Nami ngyafisa ukubona emasakani ngoba ngake ngabona phansi kwamabridge

    • @sborise__99
      @sborise__99 5 місяців тому +1

      Inkinga uzobe eveza indawo yamaDrugs and lokho kungamfana engozini as uhlez umuzwa ethi abangayisho indawo abathenga kuyona

    • @philaniinnocent7552
      @philaniinnocent7552 5 місяців тому

      Nam ngiyafisa ukuyibona one day. Wena Prof ungasibonisa I know inkinga imigomo yaka utube.

    • @thembi221
      @thembi221 5 місяців тому

      Akavumelekile

  • @user-cd8dz6kd4i
    @user-cd8dz6kd4i 5 місяців тому +12

    Bhuti proff uphi uZakhele

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 5 місяців тому +8

    Abantu abafani bakwethu ningathi umuntu unamanga or Unjani lalela nje uzithulele if uthi unama Pho thina uthi senzeni? Sitshela phela iqiniso ke wena!

  • @mndenicalvinntuli5854
    @mndenicalvinntuli5854 5 місяців тому +2

    Ngiyamazi lo mjita ukhule ekhaya elifudumele be clean eswenka ezbamba izngane njengoba esho nje ,kodwa abaningi ababhemayo banje baphuma emakhaya afudumele

  • @bawinilebongani1467
    @bawinilebongani1467 5 місяців тому +5

    😂😂😂😂 ay lomnita kwathiwa akasho intombi washo umuntu ayehlala naye edeskin

  • @thandekalucia1079
    @thandekalucia1079 5 місяців тому +2

    negetive comments if ungaythandanga episode keep it to your self niyasi negetizer mina ienjoyed it anikhp grateful😢

  • @lorrainemanganyi6921
    @lorrainemanganyi6921 5 місяців тому

    I likes your shows n how u interview your guess, wish your show can grow and help people nationally

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 5 місяців тому

    Nice and respectful interview Prof very interesting bekupholiwe nje kungajahiwe ndawo🙏🙏

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi 5 місяців тому +5

    Angithi "yaybo lonto "❤😂

  • @sun-801
    @sun-801 4 місяці тому

    Ngangifunda naye eMlokothwa High school kwaNongoma, how can I contribute emalini yokugoduka mhla eba ready?

  • @siyandagumede4539
    @siyandagumede4539 5 місяців тому

    Proff Yindab lomjida uBekcoba yin, Yaz umbuza imbuzo embalwa awbuz njengakulab abanye ukhule naye umuntu njengenjwayel. Indaba iystambu uya le nale Kant ncono kube uyam guider njengalab abany naye engagcin ekwaz ukuxoxa indaba step by step.
    Angilwi Bhuti angaz nom uyaybon lento engiyshoyo.🙏

  • @SiphamandlaNdelu
    @SiphamandlaNdelu 5 місяців тому +2

    😢😢😢Siyafana nalensizwa Nami ngaxoshwa emlokothwa kshuthi yonke Igenge yase south coast yaxova lapha

    • @nkululekodube3931
      @nkululekodube3931 5 місяців тому +1

      😂😂 Nami bangigaxa u No Return

    • @SiphamandlaNdelu
      @SiphamandlaNdelu 5 місяців тому

      @@nkululekodube3931 😂😂😂 ngaya eNkandla ebizimali nakhona bangigaxa u No return

    • @nkululekodube3931
      @nkululekodube3931 5 місяців тому +1

      🤣🤣🤣... Mina ngaya eMbilane oLundi. Khon ngangishawa ngama suspensions nokubiza umzali njalo, akaze bangixoshe ngaze ngaqeda khona kodwa basebekhathele.. Umuntu uke wahlupha yerrr ubungane nabangani nx😆

    • @SiphamandlaNdelu
      @SiphamandlaNdelu 5 місяців тому +1

      @@nkululekodube3931 😂😂😂 ei umuntu uhluphile Bafo Mina ngaqeda kwi high school yesi 5

    • @nkululekodube3931
      @nkululekodube3931 5 місяців тому +1

      🤣🤣🤣

  • @kamaveetv
    @kamaveetv 5 місяців тому

    Good point kodwa akulula kungaba sengathi ivezwe wuye kanti iyaziwa nje

  • @philaniinnocent7552
    @philaniinnocent7552 5 місяців тому

    Akunasfundo kulendoda ,mengathola I chance uzodayisela izingane zethu izidakamizwa again and akanakuzisola

  • @thulanmsibi1847
    @thulanmsibi1847 5 місяців тому

    Prof lomjita uzigadile akakhulumi ngendlela esimlindele ngayo

  • @user-dn7ok1ht2b
    @user-dn7ok1ht2b 5 місяців тому +1

    Phindile Gwala none

  • @nkululekodube3931
    @nkululekodube3931 5 місяців тому +1

    Ngimazela eMlokothwa lomjita... Ngiyamangala nami uma esekulesisimo😢

    • @AmandaMali-yl2vk
      @AmandaMali-yl2vk 5 місяців тому +1

      Mfana uyabukeka futhi yazi

    • @nkululekodube3931
      @nkululekodube3931 5 місяців тому

      Impela bekuyigeza lensizwa ngyamazi mina futhi uqinisile uma ethi ubeqonywa izinto ezinhle

    • @user-cr5nn9nh3w
      @user-cr5nn9nh3w 5 місяців тому +1

      Uthi noPhindile Gwala uyamazi Noni from Muvhango 🙆😀😃🤞

    • @zeeshange511
      @zeeshange511 5 місяців тому

      @@user-cr5nn9nh3wmanje wena ucathi abekho yin abantu abamaziyo la emhlaben?

    • @user-cr5nn9nh3w
      @user-cr5nn9nh3w 5 місяців тому +1

      @@zeeshange511
      Ku comment section ungalwi nami
      Nami bengi commentor

  • @siyandangcobo-bo5ux
    @siyandangcobo-bo5ux 4 місяці тому

    Ave kubuhlungu ukubona umuntu owawufunda naye eseka nje..... Sasifundanaye grade 10....

  • @TalentTalent-it1zx
    @TalentTalent-it1zx 5 місяців тому

    Bhuti prof wagcinaphi silga noshinysho lwakhe kodwa muphi mnqobi bakithi

  • @AndileNkanyezi
    @AndileNkanyezi 5 місяців тому

    I so wish bekunendlela ebengakusiza ngayo Gcashi😢

  • @lungelongcobo9986
    @lungelongcobo9986 5 місяців тому +1

    We Professor Mina ngajola nomfana owayeybhema ngaphathwa izinyo wangenzela insangu ngayhoshela ngasezinywen laphela ngeliny ilanga wayfaka iwhoonga selingphethe futhi ngayhosha futhi...bhuti ngathi ngalala ngezwa into like izwi lithi khona usathane ongena kuwona ..kanti lo akalele uyangbuka ukuth ngath ngyaphupha wathi uthini ngath no it not a big deal ..wathi u joking it is a big deal ngafikelwa ukusaba engingakwaz ngashawa uvalo olukhulu ngavuka ngathatha intozam ngahamba ngabo 1 ebsuku ngaksasa ngamala...professor ngabanenhlanhla idlozi lam langvikela ngoba lelizinyo laselithanda nokungphatha mangikule boyfriend.ngasinda kanjalo ke Nam ngame ngsemgwaqwen naye lo waphelelo msebenzi ngahlangana naye ethwele umoba mfe2 engcole intengayazi aybo ngamnik imali ngath akabuyele kubo exobho...akaze aye lapho...uyi mix ubabawakhe umlungu umawakhe umzulu osisi bakhe baw 2 baphesheya bafundela ubudokotela yena uyabaleka Kubo Yaz ngisho kuhamba u gesi ngangimuzwa esethi ehlathini ugesi awhambi..okushuth wayevele ebhema wayeka esethole umsebenzi waze wathola Mina lento yasehlathin Shuth nje yayingaphumile futh wayekhumbula khona...aze athi eyy angsafun uksebenza Mina.ngimbuze uzodlan mungasesebenz avele athi ukhona nje wen uyasebenze ayboo ngath uyahlanya ..lapho ngith uyadlala kant ayy uqinsile mangbheka ingubo zam esazisendlin yakhe azisekho zonke washiya amateki ami only lapho wayemuhle esebenza eyy elushaya ucansi professor ngathi umshin okthunga kant I energy yedrugs udoti...akakhohlwa ibirthday yam if ku November 15 uyacela bamulogise on fbook angi wishele xam lapho ekhona engingaz nokuth washonangaphi ...iwhoonga iwudoti mf2.kodwa ngyabonga Nam ngasindiswa abakith banghlebela nglele bathi baleka ngazozombili.

  • @smanganyawo5741
    @smanganyawo5741 4 місяці тому

    Siyayazi indoda safunda nayo kwesika Gatsheni e MHS. Ulova ephelele eclean ey kubi kubi

    • @sun-801
      @sun-801 4 місяці тому

      Ey ibuhlungu lento kaDidiya

    • @smanganyawo5741
      @smanganyawo5741 4 місяці тому

      @@sun-801 kakhulu but hopefully uzobaryt ebe grand.

  • @Fidatto204
    @Fidatto204 5 місяців тому +2

    Lomjitha Unamang Kcool 😢

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 5 місяців тому +4

      Sitshela phela wena iqiniso ngempilo yakhe ,ngoba uyalazi wena.

  • @user-cr5nn9nh3w
    @user-cr5nn9nh3w 5 місяців тому

    Wazi ngisho uPhindile Gwala uNoni lona okuMuvhango

  • @user-dk3vy1bo1i
    @user-dk3vy1bo1i 5 місяців тому

    😂😂😂😂😂 angimuzwake mina bandla ayihlangani lento yakhe kodwa so lalela 😂😂😂

  • @LeonardBanda-lb5sr
    @LeonardBanda-lb5sr 5 місяців тому

    🎉🎉🎉

  • @sthembisowiseman6346
    @sthembisowiseman6346 5 місяців тому +1

    Ey uyabhora lona

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 5 місяців тому +6

      These channel is not for entertaining you Sibozi eyokufundisa nokuqwashisa ngama Drugs .hamba kuma comedy show.

    • @quander1403
      @quander1403 5 місяців тому +2

      @@bongythwala9840😂😂

    • @user-mg6xv7wu7u
      @user-mg6xv7wu7u 5 місяців тому

      Waze wamphendula kamnandi lophaphayo​@@bongythwala9840

  • @user-uj8bx4dl5l
    @user-uj8bx4dl5l 5 місяців тому

    Unamangalo angimethemb

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 5 місяців тому +2

      Udakiwe wena ubukhona yin empilwen yakhe

    • @nkululekodube3931
      @nkululekodube3931 5 місяців тому

      Ngyamazi lomjita ngimazela eMlokothwa... Uqinisile

  • @xolanimasuku6566
    @xolanimasuku6566 5 місяців тому +1

    18:33 😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @sonwabosobs4938
    @sonwabosobs4938 5 місяців тому

    Lendoda bendicinga ayinamazinyo😂😂

  • @user-fj6uc2kv2f
    @user-fj6uc2kv2f 5 місяців тому

    Sacela usishuthele emasakane kesibone

  • @nomvulakhoza3056
    @nomvulakhoza3056 5 місяців тому +1

    Indlondlo yamanga😅😅😅

  • @user-wi4gc7tt5o
    @user-wi4gc7tt5o 5 місяців тому

    😅😅😅😅