Ma Mp TV1 ngicela ukwedlulisa ukuxolisa okukhulu nge video engyifake lana ekhuluma ngabantu bobulili obufanayo Bafwethu mina njengo Professor Mkhize anginankinga nabantu abathandana ngokobulili obufanayo ngakhoke makufike umuntu ohlelweni afike akhulume into engehli kahle ngicela ningajukujeli mina ngamatshe coz mina nginabangani abathandana nabantu abanobulili obufanayo nobabo khona lana ngaphakathi there are people who are supporting the initiative nabo banobulili obukanjalo and ngyakuhlonipha lokho ngoba ngyaqonda ukuthi umuntu uyazikhethela impilo akafuna ukuyiphila ngakhoke Ngyaxolisa kakhulu Isizulu esihle sithi akukho soka lingenasici ngokulandelayo sengizomazisa umuntu izinto ezilumelayo okungamele azikhulume Ayibencane nina be Silo Professor Mkhize ozithobayo #MPTV1 save the future of Africa
@@samkelisiwenkosi7120 ubani osho njalo ngoba imbuzo ayibuzwe kodwa akadedeli nokiyhi aqrde isrntence before amphazwmis. This was one of the wotst episodes kanti lensixea iyrxeakala ukuthi inofaba olu-interesting
@@ShowMadlala in short you discredit his style of questioning- qala your own show or just listen,keep quiet and keep following it will be a fruitful series 🤞🏾
@khanyi ungatonginyela wena.I am a viewer of this pidcast been a viewer since the beginning and as one I have a right to voice out my suggestions so voetsak over there pls😊
Professor Mkhize, cha sesizogcina singasayibuki ipostcast yakho ngoba manje kukhuluma wena kakhulu umuntu asimuzwa manje, ayi iyeke lento mfethu yimbi.
Really love watching your videos proff but on this episode you were completely off topic. The show is about drug awareness but you completely stuck to umdavazo yet he kept on trying to jump onto the most interesting topic of him selling fake products which is what most viewers want to learn from to avoid such things happening to them which is what the show is all about, I stand to be corrected if I’m wrong but your role play as a host is to educate young people who haven’t started drugs to be aware of the consequences that follow if anyone decides to get into drugs and also educate abantu on how they can avoid legenge ehluphayo emalokishini though some instances can never be avoided but the little information we receive is vital to some of us… Please Prof don’t stick to issues that don’t relate to what you’re trying to achieve coz lento yokuthi ulale noban kanjan doesn’t matter coz emhlaben kuyalalwana. It’s not something we don’t know as people and we know how to deal with such situations.
Ayi ungiyibeki kanjalo, this is a show of ppl talking abt their journey into addiction, this episode was spent talking about having sex with a lesbian girl.
I was born etshelimnyam kudal kakhul bru kwakuyindawo epholile bt ngenxa yokfika kwabantu yonakal bt not ukth amantombazane akhon awazipheth kahle kuyafana nje njengakwezinye izindawo
Professor must have iStructure written down - ngoba ugcina esephazamisa. Kanti this template/structure will help kube neformat thizeni. Ngoba ay bandla uyaphazamisa
Please Professor, we like your podcast. But sometimes you interfere a lot with your questions and we end up loosing a lot of interesting information from the person you are hosting.
Like you said Prof akekho oyoke a-understand e indlela abazizwa ngayo abantu abathandana nobulili obubodwa. Akekho noyedwa umuntu othanda ukucwaswa nokungathandwa. That is how bebulawa kangaka abantu aba-gay.
Ay prof bengiloku ngibona bekusukela mabethi uyabaphazamisa ngoba ububabuza into engifuna ukuyizwa kodwa hay umfana this time awumunikanga Chance ibinguwe nguwe nje hlisela my prof please
Ma Mp TV1 ngicela ukwedlulisa ukuxolisa okukhulu nge video engyifake lana ekhuluma ngabantu bobulili obufanayo Bafwethu mina njengo Professor Mkhize anginankinga nabantu abathandana ngokobulili obufanayo ngakhoke makufike umuntu ohlelweni afike akhulume into engehli kahle ngicela ningajukujeli mina ngamatshe coz mina nginabangani abathandana nabantu abanobulili obufanayo nobabo khona lana ngaphakathi there are people who are supporting the initiative nabo banobulili obukanjalo and ngyakuhlonipha lokho ngoba ngyaqonda ukuthi umuntu uyazikhethela impilo akafuna ukuyiphila ngakhoke Ngyaxolisa kakhulu
Isizulu esihle sithi akukho soka lingenasici ngokulandelayo sengizomazisa umuntu izinto ezilumelayo okungamele azikhulume
Ayibencane nina be Silo
Professor Mkhize ozithobayo
#MPTV1 save the future of Africa
❤asikho nesidingo sokuthi uxolise awukoni lutho futhi awugxekanga muntu Bhuti wami bekuxoxwa indaba eyenzeka ,done siyabonga
Kona siyezwa bhuti u proo kodwa phutha lakho asiliboni syabonga k kodwa❤❤❤
yes but you interrupting too much 'just give them space to speak
Kunin ekhulum ngo cement evinjwa wenkosyam
@@MpathenhlePhakathwayour 😂😂😂 let's save the best for later 😂
Yena uzamile shame 😂
I love rhis show. One day I wish the guests will be let free to just talk without disruption
Too much disruption from the interviewer
I feel like on this episode he was disturbing the guest but also on Professor’s side I think he wants us to get a build up from the guest
An interview whereby only the interviewee speaks - inyongo leyo
@@samkelisiwenkosi7120 ubani osho njalo ngoba imbuzo ayibuzwe kodwa akadedeli nokiyhi aqrde isrntence before amphazwmis. This was one of the wotst episodes kanti lensixea iyrxeakala ukuthi inofaba olu-interesting
@@ShowMadlala in short you discredit his style of questioning- qala your own show or just listen,keep quiet and keep following it will be a fruitful series 🤞🏾
MP muhle umsebenzi wakho but musa ukumphazamisa uma ekhuluma.
Siyayithanda le show but ke i guest ayikhuleme 80% then 20% owakho proff🙏
pls professor
Ngempela yaz.
Uyahluleka sdalwa 😭😭😭
Awumyeke bhut Professor athinte lendaba kasimende😂😂
Ngimazi kahle nami ngimunye owangithembisa uBhentshe wahamba lokholokho
Imnandi show kodwa besicela ukuthi proffesor noma enayo imibuzo mhlambe ayibuze ngasekugcineni. Imbuzo ephakathi nenkulumo iyaphazamisa impela.. syacela mfethu 🙏
Let them tell us how they ended up in drugs without interrupting pls proffessor
Story line and follow up
Awuqeni ukuzom interview wea
@khanyi ungatonginyela wena.I am a viewer of this pidcast been a viewer since the beginning and as one I have a right to voice out my suggestions so voetsak over there pls😊
exactly wenz indab ibore ngish imnand
Uqinisile sisi
Kunjani Professor ngicela uzame ukuthi ubayeke kancane basitshele konke try not to interrupt
Namhlanje umhlonishwa uProf, uvemele i excitement yaba nkulu. Kuzwakele yena kule interview, udaba alulandeleki kahle
Yazi uyaphazamisa😐
Wakhuluma kahle
Ngathi ugcazwe kakhulu ile yabantu aba-lesbian
At least allow him to finish his sentences sometimes, you know.
Jeah uqinisile Bafo
Ay nami ngivumelana nabo abafowethu kule interview uthande ukungenzi kahle the interview was a mess ubumthikameza kakhulu ubhuthi kodwa asiqondlile ukukujikijela ngamantshe sicela uthi ukulungisa lapha nalapha Khabazela hhhayi kabi .
I second it
Uyaphazamisa nyhan
Ngempela ayiii
AY cha namhlanje uphazamise qobo ke Professor asizwanga ngsho, ubesathe uyakhuluma uvele uqedele umngene emlonyeni kanti vele akakwaz ukuchaza naye
Eish soze sive kakuhle, ngoba umntu wena umpazamisa esateta yoh 😳
bafo we love your show Kodwa uyaphazamisa bese iya bhora
Can you let em talk and listen to em u will guide there and there please bafo Mkhize
Kodwa ama drugs ayikinga ukhohlwa nokuthi una hw many years 1992 -34 years 😅😅😅😅
😂
Professor Mkhize, cha sesizogcina singasayibuki ipostcast yakho ngoba manje kukhuluma wena kakhulu umuntu asimuzwa manje, ayi iyeke lento mfethu yimbi.
Ukuhlonipha nokubeka inkulumo kuka bhuti ay ngyathanda mina 🤝🙏, unkulunkulu ambheke, ambusise futhi amsize kule simo abhekene naso. ❤️🙏
Mara bafo uyamphazamisa ngokulokhu umngena emlonyeni meke nje abeke udaba lwakhe uzombuza meqeda
Bengithi kbona mina ngedw ey kmel amyek aykhulumel ay
Aycha le episode ayilandeleki miningi kakhulu imibuzo sacel wehlise bhuti
Really love watching your videos proff but on this episode you were completely off topic.
The show is about drug awareness but you completely stuck to umdavazo yet he kept on trying to jump onto the most interesting topic of him selling fake products which is what most viewers want to learn from to avoid such things happening to them which is what the show is all about, I stand to be corrected if I’m wrong but your role play as a host is to educate young people who haven’t started drugs to be aware of the consequences that follow if anyone decides to get into drugs and also educate abantu on how they can avoid legenge ehluphayo emalokishini though some instances can never be avoided but the little information we receive is vital to some of us…
Please Prof don’t stick to issues that don’t relate to what you’re trying to achieve coz lento yokuthi ulale noban kanjan doesn’t matter coz emhlaben kuyalalwana.
It’s not something we don’t know as people and we know how to deal with such situations.
Ngicela lapho ngingase ngithola khona usizo kunengane kadadewethu esiqale ukubhema insangu siyasaba ukuthi newoonga kungenzeka ukuthi isiyayibhema noma singenasiqiniseko. Siyibona ngikucobeka ilale uma isibhemile. Sisazama ukuthola kahle kubangani bayo ukuthi ayiyibhemi yini iwoonga. Ngicela usizo before imngene ngoba yena usafunda upgrade 10
Mbukise lana
@@ndalenhlenkwanyana3439mase iqale ukubhema ngeke kuthi ndaaa
Cha sengyabona ke manje uyaphazamisa too much yhooo🥹
I really love the show, but I will skip This episode... Too much interruptions.. hope you do better next episode Mr Professor✌️
Bagubhulule prof,Wena sakuphiwa emazulwini uyasithanda isizwe sakini❤❤
Ngempela futhi abanye bagcina sebephuma bekhuluma ngokunye bengakaqedi okunye
Mphathi wohlelo uphazamisa kakhulu bhuti.😮
Hawu amaqhupha nezinzipho zikabhuti , kazi kwenzenjani
Let him speak without disturbing, awfunde ukuzibamba mani😪
Yoooooh ngicela uthule mft aqhubeke nendaba uyaphazamisa njalo
Ubesencono u Proffer usebuyele ekuqaleni ekuthi akhulume kakhulu asali ukuthi abuze but ay udu ulokhu engenile
Ai asakwaz phela ukuzwa ngubane ,profesa nokhleka yonke into
❤bhut singabantu emhlabeni sibhekene nezinkinga ezahlukene ,uma sibukela MPTV1 yazi nathi siyaduduzeka nje, sisho ukuthi akusona sodwa ababhekene nosizi sibaningi❤
Bhuti mkhize plz part2 sicela aqhubeke lobhut nendaba
Muhle umsebenzi wakho bhut Professor 🙌
Sicela uyeke ukuba phazamisa Proffessor please, siyacela
Stop disturbing the guy let him speak proff ai
Prof syabonga umsebenzi omuhle. Laba ke abathi ungabuzi, ungabanaki, udaba kumele uluqondise siluzwe nathi. Danki
We are not sayong he shouldnt ask, we are sayong he shpuldn6 9nyettupt them mid sentence. The guest losts focus and us as yhe viewers get itritable.
Uvele ajabule kakhulu u MP da bee bese i flow yegxoxo iyaphazamiseka 😊😂
Hayi uyaphazamisa bhuti ngoku the whole thing bekuthetha wena wedwa.
Inkinga Profesa uhleka njalo, umfunza amagama emlonyeni.
Bonke laba abathi ungabuzi imbuzo abavule eyabo iShow, otherwise sizolalela undendende olungayi ndawo uma ungaqondisi ngemibuzo.
Ayi ungiyibeki kanjalo, this is a show of ppl talking abt their journey into addiction, this episode was spent talking about having sex with a lesbian girl.
Prof kule episode ubumphazamisa kakhulu next time let them finish
Ay bhuti Professor scela udedele isivakashi nendaba wena uthule uyaphazamisa uzomubuza eseqedile ai !
Uzalwa yinsizwa mfana wami
Namhlanj ukhuluma kakhulu ubhuti u professor
Ey ngampela today he's to excited nje ujahe indaba yomdavazo nje b iskhath syaphela
Windoda butie ngyabonga
Ophinda uybuyise lensizwa proff iyahlekisa..
Kodwa u bhuti asimuzwanga professor wuwe u not letting him tell us everything
Professor less talk from you please give them a chance to tell their story...
Imibuzo @Prof miningi kakhulu kule episode cela hoxise kancane ngemibuzo
Professor thank u for doing a good work
Bhut pro😢 cela ubayeke bekhulume ungenele kancane ngahleki kakhulu sigcine singasezwa
Ungabaphazamisi Professor bayeke baxoxe ungabaxini eduze ngyahlala nalabantu babuye bacabange kancane sfuna ukuzwa bona bayeke bhuti baxoxe
Ey Mfoka Mkhize nawe uhlupha ngoku landa igcine isimosheka yonke lento nciphisa nkabi ay kabi.....ayizondi inkabi
Mkhize uhlelo lakho ulphatha kahle. Abafethu ubenza bakhuleke
Syabonga Proff
I was born etshelimnyam kudal kakhul bru kwakuyindawo epholile bt ngenxa yokfika kwabantu yonakal bt not ukth amantombazane akhon awazipheth kahle kuyafana nje njengakwezinye izindawo
Ukube basakhona obaba wakho ngabe ukude ngempilo ngoba babengayihleki into engahlekisi.
Kahle prof uyaphazamisa myeke akhulume okwakhe uyamphazamisa
Ngufakaz ekuphuzen komuntu wesfane ukut akukho ryt mina angiphuz kodwa 1 day kwakuwumcimbi ngaphuza i hunters dry yangenza ngayinkiga ngavele ngayolala ngoba ngangizizwa ukut angisekho ryt so nje utshwala abukho ryt kumuntu wesfazan behlela ngezans
Professor must have iStructure written down - ngoba ugcina esephazamisa. Kanti this template/structure will help kube neformat thizeni. Ngoba ay bandla uyaphazamisa
One day please show us where they live estradini cause I'm confused where they bath cause all these people are clean
Proff udlalile ngathi kule Episode. Kanti usomahlaya lo ngiyamubona ngiyamuzwa.
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu ngo stheh lapho ubaba wakhe wadutshulwa ngsahlala harmasdale
Please Professor, we like your podcast. But sometimes you interfere a lot with your questions and we end up loosing a lot of interesting information from the person you are hosting.
Uyaphazamisa wegcwabe. Awuthi ukwehlisa kancane ngemibuzo, silalele indaba. Ubuze Uma kufanele. Indaba ivele igcine is inhlanhlatha nje. Otherwise, muhle umsebenzi wakho! Uqhubekele phambili
Imnandi kakhulu i podcast yakho bhuti ngeke sikudlele umona futhi okwenzela umphakathi kukhulu kunawe siyabonga.
Ngiyaqonda ukuthi uzama ukukhava isikhathi kepha manje i story sigcina sesiya ezindaweni eziningi kanti laba abanye kade bekhuluma beqede. Lo uthi esafaka loku ube umusa ngapha ethi eza lapho ubuyele ngale nathi sesilandela kanzinyana🙈🙈🙈 Angilwi bafo ukuthi ngiyayithanda lento oyenzayo nami ngiyayizama ngapha
@@nonhlanhlaxaba6687 uyabuka mashwabade
They all over the place
And uqinisile amawele aka Ngubane abehlonishwa kakhulu sikhule nje ...besatshwa kakhulu
Tjo Professor interrupts, plz give them a chance to finish their story sir
Ngiyazibuza ukuthi waphunyula kanjani ngoba obaba bakhe bebelwa kakhulu nento yamadrugs elokishini
Ai this guy is disturbing,He must learn to be professional.
An interview consists of 2 or more parties - ngeke kukhulume oyedwa kuphela without being asked questions
Noma kunjalo kodwa akamnikeze ithuba abuze ekugcineni
Ayikho nje lento olokhu uyi defender la, lomuntu akanikwangwa sdalo ithuba lokuxoxa istory sakhe
Like you said Prof akekho oyoke a-understand e indlela abazizwa ngayo abantu abathandana nobulili obubodwa. Akekho noyedwa umuntu othanda ukucwaswa nokungathandwa. That is how bebulawa kangaka abantu aba-gay.
Amawele aka Ngubane ngiwazi kahle
This guy is a likeable character and a good storyteller
Exactly, I really enjoy this interview
Asizange sisezwa akuthi bagcine kwenzeka kanjani ukuthi balale, ngenxa yokuphazamisa kwakho professor inkulumo. Please yehlisa ukungenelela kakhulu enkulumweni.
Ay kule episode Professor wenze kakhulu tjo ay yaze yangicasula into
😂😂😂😂😂 awuwedwa
Ay prof bengiloku ngibona bekusukela mabethi uyabaphazamisa ngoba ububabuza into engifuna ukuyizwa kodwa hay umfana this time awumunikanga Chance ibinguwe nguwe nje hlisela my prof please
Professor
Into yakho imnandi bafo kdwa uyaxina awubadedeli.. ku right mawubakhalima lapho nalapho kdwa hhay ukuxina kangaka
Itshe elimnyama
Sounds very scary
Lomjita ngabe ukhulume kahle kabi manje nawe Proff uyamphazamisa ayiii
Mna ngyamaz ungubane uyahlonipha shame nomawengane yakhe umazulu ngbazela etown
Intle kakhulu lento uyenzayo Prof but I wish you could let them finish before interrupting them/asking a question. Otherwise great content bra
Yhooo ay uyamuphazamisa ke lo wanamhlanje akakafiku nasodabeni yet 40 minutes usuphelile
Ababahle bakith abayen bethu😊
Ay ngemi buzo ubelesele kacoolu kule episode.cela wehlise Bhutii
Hay cha ave uphazamisa
Waze wanescefe professor
Nkabi yami 😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Sacela angakwazi ukuthetha bathethise Profesor useqalile futhi ngengevu yakhe
Nale nsini yakho iyaphazamisa indlela ohleka ngayo😏
Hau...umkhaya ngiyamazi lobhuti waka Ngubane emaweleni bakithi.
Haibo Prof why ufascinated ngalendaba
Bayeke Professor bayaphazamiseka
Uyahlekisa ubhuti uthi wayekhanda itofu abuye akhande umawengane kanye nendoda yala ekhaya
We learn every day
Thank you Professor
Kodwa nawe prof bewungalalela le episod ungezwa kuth ungenelele wavela ngeshiya la
Mfwethu muhle umsebenzi wakho kodwa kule episode uyamphazamisa myeke axoxe wena ulalele imibuzo ifake asali kodwa igcine ingapheleli indaba
Professor awuke uthule
Let the man do the talking
Uyindoda professor 😊😊😊
Ayngeke yeka ukphazamisa abantu ndoda
Ayi today uya rasa professor akulandeleki
Seskhona Proff
Waze wabuhlungu moya wami ukhulele phambi kwami stheh
This episode ayifani namanye it was more of a dialogue between 2 people, less of a drug awareness interview.
TRUE
Wamsondeza esfubeni nkabi yami😂😂😂😂😂