Udinwe uyathuthumela uThokozani Langa

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 29 вер 2024

КОМЕНТАРІ • 35

  • @SphiweSphiwe-vn6ie
    @SphiweSphiwe-vn6ie 3 місяці тому +3

    Kodwa ke mna ngazi ukuthi ukbuza akoni if into ungayazi yiphi le ecasula ubaba u Somnandi cos that's the question qha ebifuna impendulo ethi yebo sengiqedile or cha ngsebhizi qha qwaba🤷🤷angyiboni srs ecasulayo mna 🤞🤞

  • @khulekanisibusiso859
    @khulekanisibusiso859 3 місяці тому +7

    Wisdom words from the legend as always niyobe nikhohlwe lukhulu manikhohlwe uSomnandi umbele ogwansile loBaba

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 3 місяці тому

    Ey labafana ababoni bakukhona inhlanhla phakath ukusebenza nobaba abadala kanjena kuyisibusiso manje bona bavele bazibone sebencono hhaaawwu lezinto lezi

  • @siyabongasithole153
    @siyabongasithole153 3 місяці тому +6

    Ayibuye inhlonipho bafana mdala uSomnandi

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 3 місяці тому +10

    Malusi nangu umuntu esifisa abe umongameli wamabhinca siyamthanda unezeluleko ezinhle zokwakha abafana babe namadoda.

    • @siyabongasithole153
      @siyabongasithole153 3 місяці тому +1

      Inolimi olunothile le ndoda.

    • @nokuzothakhumalo7326
      @nokuzothakhumalo7326 3 місяці тому

      Angeke abe ngumongameli ekubeni naye esemculweni. 2. Ungizwe waziphendlela yena iskhundla waze wasithola. Nomunye ufuna iskhundla kumaBhinca komele aziphendlele, kuzo kube ukuth uyasinikwa makufanele

  • @MboniseniMdlalose
    @MboniseniMdlalose 3 місяці тому

    Inkinga ka gqizile ufuna kuthatha isikhundla sika baba usomnandi asinikwa baphathi bengima kazwelonke

  • @mjakadash1159
    @mjakadash1159 3 місяці тому +3

    UYAPHAPHA NALO GQIZILE WAKHONA

  • @nkosingiphilemadondo-d4e
    @nkosingiphilemadondo-d4e 3 місяці тому

    Umuntu obulala lengoma uGeh uye uye nje eiii wayimosha into enhle akasafuni abaculi bezwe omunye umuntu

  • @GloriaPhoto
    @GloriaPhoto 3 місяці тому +1

    Ndingu mlandeli womaskande wakudala lotata ululamile zange ndamva ethetha kakubi nangelinye ilanga. Ndinithanda nonke.Xola buti

  • @mncwaben
    @mncwaben 3 місяці тому +2

    wiNdoda Somnandi

  • @NokuzolaMjoli
    @NokuzolaMjoli 3 місяці тому +1

    Khulani bantabam inhlonipho ihamba phambili nihloniphe umhlaba amen

  • @LindiweMhlongo-g6h
    @LindiweMhlongo-g6h 3 місяці тому +2

    Yikho niyimphuphe nje anihloniphi

  • @XolaniKhanyisani-dx1xz
    @XolaniKhanyisani-dx1xz 3 місяці тому +1

    WeNkandla

  • @Ntombelar4sure-db2yl
    @Ntombelar4sure-db2yl 3 місяці тому

    Inhlonipho ngempela yayaphi ezinganeni zamanje loGqizile akaphathe mhlampe ufuna ukuphatha siyazi kwaCholwana singabase Nkandla sesoze sisho ukuthi akukho lutho okuhambelana nobunsizwa ukungahloniphi nje noma uthukuthele kanjani umtomdala umthumelela ngontanga yabo kube wuye omtshela ukungeneliseki kwakho awuveli umehle nje.

  • @sthembisomkhwanazi7503
    @sthembisomkhwanazi7503 3 місяці тому

    Koba nesdina kuze kufe lokhu kuphethe ingqondo kaSibongiseni Duma

  • @Nhlakaniphomathebula191
    @Nhlakaniphomathebula191 3 місяці тому

    Akasekho matasa yimi ngempela. Usaliwa ungena ngani Pho yena nalabo baba abalahlile

  • @sbongathobile1673
    @sbongathobile1673 3 місяці тому

    Lomfana angasiphoxi eNkandla simhlonipha kab ubhuti Thokozani Langa

  • @sbusisoqmbhele3665
    @sbusisoqmbhele3665 3 місяці тому

    Uyaphapha lomfana too much umphendule Kahle ubaba uLanga .

  • @bonganimnguni2592
    @bonganimnguni2592 3 місяці тому

    Ugqizile wamasimba yini yona leyonto

  • @sbongathobile1673
    @sbongathobile1673 3 місяці тому

    Mxmmmmmm lezingane azihloniphi qobo yaz

  • @LungileCynthia-xj9kl
    @LungileCynthia-xj9kl 3 місяці тому

    Sothole🙏 phephisa baba

  • @MaSokhuluSokhulu
    @MaSokhuluSokhulu 3 місяці тому

    Somnandi

  • @Magolide_1
    @Magolide_1 3 місяці тому +2

    Ngisho Ungamdala KANJAN kodwa Masihlangene Akusho ukuth Ungasilaleli Ngoba Nakhu Ulokhu Uthi Umdala Kahle Wena Thokozani

    • @sabelobuthelezi7832
      @sabelobuthelezi7832 3 місяці тому +1

      Kwawena nje magolide wakhona uyabhena musani ukugibeza ingane emakhanda abantu abadala ubunsizwa lobu nibuthatha kabi ngoba bunenza niphelelwe nayinhlonipho yingakho abanye benu befa bebancane nje thina nje esakhuluswa obhuti saqhathwa futhi inhlonipho ihamba phambili

    • @XolaniKhanyisani-dx1xz
      @XolaniKhanyisani-dx1xz 3 місяці тому

      Sangene newa

    • @nhlanhlamathews3815
      @nhlanhlamathews3815 3 місяці тому

      ​@@sabelobuthelezi7832 bhuti omdala akunabunsizwa obunjena izibotho labafana naye lona omuphendulayo abasazi okufanele bakwenze bahamba befuna into engaphezu kwabo bexakwa kuphapha

    • @nhlanhlamathews3815
      @nhlanhlamathews3815 3 місяці тому

      Wena S'botho ndini angazi unyoko akakuhushulanga ngani noma uyihlo asebenzise condom safa yini nifuna kubukwa....umuntu omdala usuke engahambi yedwa mfana wami kufake ekhanda lokho

    • @sabelobuthelezi7832
      @sabelobuthelezi7832 3 місяці тому

      @@nhlanhlamathews3815 kunjalo Nhlanhla mfethu laba sebefuna ukubukwa umfana unede angagqoka Brentwood yabo azibone eseyinsizwa ngisho kubantu abadala kunaye special lapha kith KwaZulu sihlasele lesi sifo kulendima yamabhinca

  • @Professormagaye
    @Professormagaye 3 місяці тому

    Number one mfoka Langa hlehla banenkinga lombuzo lo , ucacile utasolwa uLanga ukuthi wayengekho busy, nangu embuza nokuthi bathi bathi ngegama lika Langa laba