ILUNGA LE MKP LITHI LICELA KUTHI ABANTU BOMPHAKATHI KUBE YIBO ABAKHETHA IKHANSELA LENDAWO

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 28 жов 2024
  • LELILUNGA LIQUBE LATHI UKUNIKWA KWABANTU IKHANSELA KUYINKINGA

КОМЕНТАРІ • 31

  • @siphiwewela3625
    @siphiwewela3625 2 місяці тому +2

    Siyabonga brother walikhuluma iqiniso sengathi lokhu oshoyo kungafinyelela ezindlebeni zekhulu ze MKP

  • @MpumeleloSiwundla
    @MpumeleloSiwundla 2 місяці тому

    Ikhaya Tv2 Thanx for updating us with MK News

  • @SphamandlaThwala-h1n
    @SphamandlaThwala-h1n 2 місяці тому +3

    siyabonga bhuti iqiniso lelo okhulumayo

  • @Sbahlemp
    @Sbahlemp 2 місяці тому +1

    Siyabonga ngalokhu okuvezayo. Next time uwazi ukuthi kukhona amakholwa la kumkhonto asihloniphaneni

  • @VusiNcane
    @VusiNcane 2 місяці тому +3

    Washaya mkhaya wangakithi inamandla Viva MKP Viva

  • @BalungileMsomi
    @BalungileMsomi 2 дні тому

    Waze wanengqondo umbono wakho , sengathi abanye bangawubhekisisa bawusebenzise MK ELIHLE ❤

  • @NkosiMaphanga
    @NkosiMaphanga 2 місяці тому +1

    Ngibona imk izochathelwa nakumakhansela ngenhloso yokupenda isthombe sokungathi ayithandeki kuselikhuni nje akulula

  • @mkhuliseniximba2610
    @mkhuliseniximba2610 2 місяці тому +3

    that's very true community must elect their counselors stop imposing your friends to lead us.

  • @NjinjiMagwaza-ku5hg
    @NjinjiMagwaza-ku5hg 2 місяці тому

    Syabonga kunjalo ngempela wumphakathi yamaz'umuntu ongumholi nongabayisa phambili nobakhathalele nongazibeki yena nomndeni nobhululu bakhe phambili And Nalo naye nomangabe usenza omuphambene nomthetho weqembu kuyomele kuba shenxiswe kufakwe omunye okanye ibamba futhi nalo kube ngumuntu okhathalele kusebenza nabantu hhayi ngayedwana singabantu siyadingana uma sewuphum'endleleni sewuphikisana nomthetho wethu vumela kubuy'eceleni kazidingeki ziqhwaga ophuma silwe Sidinga kubambisana kuz'intuthuko yomphakathi nabantu bonke bazizwele kubo futhi babone kuvota kwabo kubasebenzele kuze nangokulandelayo bengayikushintsha bakhuthale babe nomdlandla wokuyovota

  • @MziwoxoloMqwaka
    @MziwoxoloMqwaka 2 місяці тому +5

    Kufuneka kuqashelwe nalentoyokuthi ikhantsela Lesule kwagogo lizekumkhonto besesithi sizofolosangaye ngoba ubevele eyikhantsela singababuzangabantu ukubabebesamthandayini izowaqemaqembhu leyonto

    • @MakhoMfen-nc2qd
      @MakhoMfen-nc2qd 2 місяці тому

      Yebo umuntu ophuma kwa includes akangavotelwa yikho lokhu okumoshaya khethani umuntu ofunwa umphakathi please

  • @gugwanamseleku4422
    @gugwanamseleku4422 2 місяці тому +1

    Ushaye esikhonkosini

  • @Balal-lt1gw
    @Balal-lt1gw 2 місяці тому +5

    Wayishaya emhloleni ngoba leyonto ihlakanisa I party. Kugcine kudutshulwana

  • @bongzgoodboy2679
    @bongzgoodboy2679 2 місяці тому +4

    Nginawe lapho izinto ezincane Nje ezisishayayo let's the people decides kuzobaryt lapho

  • @NaphtalButhelezi
    @NaphtalButhelezi 2 місяці тому +3

    You have hit it on the head mfoka Khumalo, kuma Bye Elections akufakwe umuntu ofunwa nguMphakathi waleyo ndawo.

  • @FaithSchaerer
    @FaithSchaerer 2 місяці тому +3

    WASIZA, WASIZA UZUMA NGEGNU LET'S SHOW THE WHOLE WORLD WE CAN BRING PEACE IN OUR LAND

  • @LovelyOmbreSky-us3td
    @LovelyOmbreSky-us3td 2 місяці тому

    Good.Baba.Khumalo..bakwenzelani.loko.kufundwa.ngamaphutha

  • @bazinisbiya
    @bazinisbiya 2 місяці тому

    Wabeka iqiniso lelo aszikhethele🙏🙏🙏

  • @SbongiseniMkize
    @SbongiseniMkize 2 місяці тому +2

    Iqiniso lelo ngoba siyahlulwa impela

  • @FaithSchaerer
    @FaithSchaerer 2 місяці тому +2

    ZUMA FACTION, SA😊YICHITHA

    • @thenjiwenxumalo8828
      @thenjiwenxumalo8828 2 місяці тому +2

      Sphukuphuku somuntu yabonakala yeka amadrugs ayakuhhemisa slima at least Zuma uyazama unlike ANC edayusw ngomuntu omnyama kubelungu sphukuphuku ANC ayinazwi yonke into controlwa DA ushilo nj Hellen Zille wathi akusiyo GNU but Coalition babefihla ngoba bebona abantu bakwa ANC bazobaleka khuluma into oyaziyo if comment not amasimba

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey 2 місяці тому

    UnyanisiLEviVAEMK

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 2 місяці тому +1

    uqinisile ukuze uma sekunenkinga bagathi blame an organisation

  • @Brook-nx4rb
    @Brook-nx4rb 2 місяці тому

    Yebo kunjalo ingakhethelwa

  • @MthuthuzeliQina-hw1ey
    @MthuthuzeliQina-hw1ey 2 місяці тому

    UnyanisLe

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline 2 місяці тому +1

    Yazi bafo qinisile le ngakithi sake savotela insizwa eyayisikhathalele ngamanzi ngempela kuleyo term sasikwesela konke kodwa amanzi yayenza sho kuthi siyawathola. Okunye qha sasingayifakelanga khona thina siyazibasela izinkuni.

  • @mosesntuli2888
    @mosesntuli2888 2 місяці тому +1

    Mk people vote for Zuma not for Mk policies

  • @FaithSchaerer
    @FaithSchaerer 2 місяці тому +1

    MKP, UMKIPITO WAZUMA, UKHALELA IANC, UZONIXOSHA NONKE

    • @thenjiwenxumalo8828
      @thenjiwenxumalo8828 2 місяці тому +1

      Mxm dakiwe wena usakhona yin ANC coz uyi Coalition neDA iyona ephethe ANC so uthi izobagxoshaphi cha uyislima

    • @ThobileNzuza-k5m
      @ThobileNzuza-k5m 2 місяці тому +1

      Mnxm uyasangana wena ngabe uthulile uma ungazi ukt ufuna ukuthini

    • @ThobaniMakhanya-uy9rt
      @ThobaniMakhanya-uy9rt 2 місяці тому

      Kunjalo impela inamandla 👍