- 199
- 565 973
ikhaya tv2
Приєднався 5 кві 2024
FESTIVALS ,DOCUMENTARY , NEWS and SPORTS
ILUNGA LE MKP LICACISA NGENKULU KA J ZUMA KANYE NO FLOYD SHIVAMBO ONGU NATIONAL ORGANIZER KU MKP
WENA KE ONGAYIZWANGA INSI LENKULUMO ZIZWELE KE IHLAZIYWA KAMNANDI THANKS UKUCACISA
Переглядів: 286
Відео
MKPWL IBIHLANGENE E WARD 84 IZOMUKELA UBUHOLI BE WARD 84 YE MKPWL IZOLO IQALE 15H00 DATE:21/8/24
Переглядів 6242 години тому
OKWAKHO NJE UMA UPHUTHELWE BUKA IKHAYA TV2 UZIBONELE KUTHI KUHAMBE KANJANI BESE SUBSCRIBE ,LIKE ,SHER ,COMMENT
SHIVAMBU UKHULUME OKOKUQALA EKU MKP NJENGO NATIONAL ORGANISER WAYO AND KUKHALE IHLOMBE BEMAMUKELA
Переглядів 5682 години тому
CELA UBUKE LE VIDEO UZWE KUTHI UZA NANI KU MKP
ZUMA UTHI WONKE AMA PROGRESSIVE PARTIES AWAHLANGANE AZOPHUMELELA UKUYA PHAMBILI
Переглядів 1,4 тис.2 години тому
AWUMUZWE KE UMONGAMELI EZISHOLO YENA
WARD 111 MKP IBI LAPHO IHAMBELE UZAKWABO ODLULELWE UBABA WAKHE AZIMNANDI KE LEZINDABA
Переглядів 2,4 тис.4 години тому
BUKA LE VIDEO BONE MKP IYODUDUZA UZAKWABO KU MKP KUDLULA BABA WAKHE EMHLABENI AWUZIBONELE KE
UTHOLE IZINCOMO UMQGUQGUZI WO UMBUSO NAMACIKO KUMLANDELI WAMASKANDI NGESENZO ASENZA KUMTSHALI
Переглядів 544 години тому
WENA OKWAKHO NJE UKUBUKA LE VIDEO SUBSCRIBE ,LIKE ,SHARE
ANGEKE UKHOLWE DJ MELORN UBEZOXHASA IMPUCUZEKO MASKANDI WASE EPHAWULA NGALOMCULO
Переглядів 777 годин тому
BUKA LEVIDEO MC: MSAKAZI ONGADUMILE BENO DJ MELORN
ILUNGA LE MKP LIXWAYISA UBUNGOZI BESITHA
Переглядів 1,5 тис.9 годин тому
BUKA LE VIDEO BESE COMMENT, LIKE, SHARE, SUBSCRIBE
JULIUS MALEMA EKHULUMA NABALANDELI BE EFF NAMHLANJE NGOKUHAMBA KA FLOYD SHIVAMBU
Переглядів 2879 годин тому
BUKA LE VIDEO UZIZWELE KUTHI UBETHINI UMHOLI WE EFF JULIUS MALEMA
NDUNANKULU WASE GAUTENG UTHI AYIHLEKISI YOKUSHIYA KUKA FLOYD SHIVAMBU KU EFF ANC AYINGAHLEKI
Переглядів 1,6 тис.12 годин тому
PANYAZA LESUFI UYAYIVUMA INDUKU YOKUHLULWA UKHETHO UTHI UNKHUMBI UYACWILA
MAMA ZANELE MBOKAZI-NKAMBULE NAMHLANJE UBEYOBEKWA ENDLINI YAKHE YOKUGCINA
Переглядів 33614 годин тому
BEKUWUMUNYU WODWA KUVALELISWA KU ZANELE MBOKAZI-NKAMBULE KOKUGCINA EMVA KWENKONZO YAKHE
OPERATION DUDULA IQOQISE ABOKUFIKA IZIMPAHLA YAVALA NEZITOLO YABAKHIPHA ESOWETO IYACACISA KE
Переглядів 23216 годин тому
BUKA LE VIDEO OPERATION IBIBHIZI ESOWETO IHAMBISA ABOKUFIKA
IMPUCUZEKO MASKDANDI E PEOPLE SPARK KUSASA SIXOXA NABACULI
Переглядів 91716 годин тому
ikhaya tv2 lise people spark lathola ithuba lokuxoxa nabaculi abalone bekhona kusasa kwimpucuzeko
FLOYD SHIVAMBU USEYI MKP KUTHUSE ABANINGI LOKHU OKWENZIWE DP WE EFF
Переглядів 39419 годин тому
BUKA LE VIDEO UZIZWELE EKHULUMA U DP WE EFF FLYD SHIVAMBU
UMONGAMELI WE MKP J ZUMA UBEXOXA NAMALUNGA ASEPHALAMENDE EWATSHELA KUTHI YINI KUMELE BAYENZE
Переглядів 9 тис.21 годину тому
UMONGAMELI WE MKP J ZUMA UBEXOXA NAMALUNGA ASEPHALAMENDE EWATSHELA KUTHI YINI KUMELE BAYENZE
MKP IBISENKANTOLO IFAKE UMASIPALA WETHEKU ICALA LOKUXOSHA ABASEBENZI BAMA EPWP ILAMUKELE INKANTOLO
Переглядів 2,1 тис.День тому
MKP IBISENKANTOLO IFAKE UMASIPALA WETHEKU ICALA LOKUXOSHA ABASEBENZI BAMA EPWP ILAMUKELE INKANTOLO
KULAHLEKE U 2 MILLION KU MKP OWANIKELWA MK MOBILE NETWORK UMONGAMELI WE MKP UBUZE BONKE ABAPHATHI
Переглядів 3,3 тис.День тому
KULAHLEKE U 2 MILLION KU MKP OWANIKELWA MK MOBILE NETWORK UMONGAMELI WE MKP UBUZE BONKE ABAPHATHI
ILUNGA LE MKP LITHI ASINGAYEKI UKUTHANDA UMKHONTO ''ASIBIZWANGA SIZIZELE'' SINGABANGI IZIKHUNDLA
Переглядів 886День тому
ILUNGA LE MKP LITHI ASINGAYEKI UKUTHANDA UMKHONTO ''ASIBIZWANGA SIZIZELE'' SINGABANGI IZIKHUNDLA
PART3 IZINHLOLI ZABAMBA ITULO LOKUBOPHA UMONGAMELI WE MKP BAHLANGANA BAKHA LELOTULO. UMLANDO J ZUMA
Переглядів 4,4 тис.День тому
PART3 IZINHLOLI ZABAMBA ITULO LOKUBOPHA UMONGAMELI WE MKP BAHLANGANA BAKHA LELOTULO. UMLANDO J ZUMA
MKP WONENS LEAGUE IBIBAMBE UMCIMBI WAYO KWI PASS4 PHUNGULA ZONE KWA M HALL UBE YIMPUMELELO KAKHULU
Переглядів 6 тис.14 днів тому
MKP WONENS LEAGUE IBIBAMBE UMCIMBI WAYO KWI PASS4 PHUNGULA ZONE KWA M HALL UBE YIMPUMELELO KAKHULU
PART2 NGOMLANDO KA MONGAMELI WE MKP LAPHO EVUSELWA KHONA AMACALA
Переглядів 2,8 тис.14 днів тому
PART2 NGOMLANDO KA MONGAMELI WE MKP LAPHO EVUSELWA KHONA AMACALA
UMLANDO NEZINHLOSO ZAMONGAMELI WE MKP J ZUMA KUJOYINA MK MILITARY BENO CHRIS HANI
Переглядів 6 тис.14 днів тому
UMLANDO NEZINHLOSO ZAMONGAMELI WE MKP J ZUMA KUJOYINA MK MILITARY BENO CHRIS HANI
MKP IBIHOLWA COORDINATOR WE PASS 4 PHUNGULA ZONE UHAMBELE UMNDENI I VETERAN LE MK LIDLULE EMHLABENI
Переглядів 86614 днів тому
MKP IBIHOLWA COORDINATOR WE PASS 4 PHUNGULA ZONE UHAMBELE UMNDENI I VETERAN LE MK LIDLULE EMHLABENI
MKP ICACISA KUTHI UXOSHELWENI U SG ARTHUR ZWANE YASE ITHULA U SG OMUSHA
Переглядів 3,1 тис.14 днів тому
MKP ICACISA KUTHI UXOSHELWENI U SG ARTHUR ZWANE YASE ITHULA U SG OMUSHA
MKP EYI PASS4PHUNGULA ZONE EMLAZI IBIYOVULA UMUZI EWAKHELE UMAMA OWASHELWA UMUZI NEZINGANE
Переглядів 4,3 тис.14 днів тому
MKP EYI PASS4PHUNGULA ZONE EMLAZI IBIYOVULA UMUZI EWAKHELE UMAMA OWASHELWA UMUZI NEZINGANE
ILUNGA LE MKP LITHI LICELA KUTHI ABANTU BOMPHAKATHI KUBE YIBO ABAKHETHA IKHANSELA LENDAWO
Переглядів 4,1 тис.14 днів тому
ILUNGA LE MKP LITHI LICELA KUTHI ABANTU BOMPHAKATHI KUBE YIBO ABAKHETHA IKHANSELA LENDAWO
MKPYL IBIGCWELE I HALL KWA V EMLAZI LAPHO IBINOMHLANGANO IZODINGIDA IZINTO EZIFAKA INTSHA
Переглядів 1 тис.14 днів тому
MKPYL IBIGCWELE I HALL KWA V EMLAZI LAPHO IBINOMHLANGANO IZODINGIDA IZINTO EZIFAKA INTSHA
UMHLANGANO WE MKP YOUTH LEAGUE YAQUBEKA KWA V HALL EMLAZI
Переглядів 1,4 тис.14 днів тому
UMHLANGANO WE MKP YOUTH LEAGUE YAQUBEKA KWA V HALL EMLAZI
KM PARTY IBIGCWELE E DURBAN HIGH COURT ETHEKWINI IZOSEKA IQEMBU LABO ABAZIFELAYO NGALO
Переглядів 64321 день тому
KM PARTY IBIGCWELE E DURBAN HIGH COURT ETHEKWINI IZOSEKA IQEMBU LABO ABAZIFELAYO NGALO
Siyabonga chilies mfwe2 ngokusakha
Kunjalo nje asibone isitha sethu bantu besesiba ku One party MB SILWE NABALWA NATHI UMA SOHLANGENE NESITHA SINGABADAYISI GWAZA MKHONTO KAZUMA ALUTA CONTINUA MZANSI UNITE MKP UYAWABONA LAMASELA ASEYATATAZELA ALALA NESITHA NGATHI
Ngaze nganithanda
Thank you for understanding Msholozi 🙏🖐️
Siyabonga bo ward 84 awumncanyana. Phambili Mbokodo phambili
Viva Mkp sicela nomama base ward 87 baphy syabadinga
Ibambe ngakho mkhonto yizo bomama injalo nje
Phambili komama phambili kwimbokodo❤
Uwuzelanga ize uwenze umsebenzi owuzele sihlukumezekile kulelizwe. Sisizeni ma Mk.
Alibuye elikaSenzangakhona viva Mk
Ngiya kusa ba wenza umuntu kanje iyoooooo ngiya ki saba yooooooo
Zixoshe zonke izimpimpi nabadayisi ku Mkhonto weSizwe Party Over 30 years besixhaphaza namhlanje bathwala amakhanda bazokhombisa ukuba rude nokungahloniphi abasuka nakho le KOGOGO BABO !!!
👌
People who seetha something terreble is coming about that DANCINK remember Mbalula paid to stp the circus ,,It looks as if circus is begining thank you Shivambo ,I wish those who are in the dark musk come to the light especialy the youth
You stronger than ever Msholozi
Siyabonga Nxamalala,uyinkunzi ezinkulu gwane uwedwa🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
🙏💚🖤💔
Nibancane kabi ukwenza lento eniyenzayo ukulwela izikhundla. Hambani niyofunda nifune nemisebenzi.iMK iqembu elisaphembwa azikho izikhundla.Lapha sidinga (osimende)abantu abazokwakha ngothando hayi abantu abaze ngezinhloso zabo.Azikho izikhundla ezipermanent kuleliqembu lisakhiwa lize lidlondlobale yilaphoke kobe sekuvela izikhundla nakhona angeke kungene wonke umuntu.Kuyongena abanogcobo lokuphatha kanye nokukhuthala.Yekelani ukuzihlanyisa.Lithi ibhayibheli lami nelakho "BANINGI ABATHI NKOSI!NKOSI! KEPHA BANCANE ABAYOBONA UMBUSO WEZULU. "
Hlangana Progressive parties hlangana🎉
Sibabona kanje abeze ngezikhundla nanikhethwe ubani okunye nilova kanjani ePhalamende kuvotwa angithi beniyomela umkhonto kushuthi nina beniyowisa umkhonto hambani akukho malungelo la umuntu uma esebenza alukho usuku lwamahala uya zonke izinsuku
Nibancane kabi hambani niyofunda noma niyofuna imisebenzi iMK iqembu elisha elisaphembwa ngeke lisukele izingane ezihlaza cwe njengani.Uma nazifaka ngoba nithi nipower hungry khohlwani.Kuningi okusamele nikufunde kuyasho ukuthi niseyizingane nithe manibona imisebenzi ingekho nasenizifaka kwi MK ngoba nicabanga ukuthi kuyaqashwa.Lapha sidinga osimende(abantu abazokwakha)ngoba iqembu lisaphenjwa hayi abantu abazolwela izikhundla abangazi nokuthi bazozenzani.Kungcono kabi ukwenza into ngothando hayi ngoba nigaqele izikhundla.
ayi kodwa yini ukuzihlaza babezele izikhundla ngempela babekhethwe ubani ngoba umphakathi uyazukhethela ngokwszi amagalelo
Mhmhmh kwabuhlungu sithi Dudu emndenini syabonga maMK ukuya kulomndeni 👏👏
Siyabonga bantabami nize nisigcwabe nathi siyizalukazi ezingenamuntu esihlushwa iAnc
I Anc izogcina wina ngezinkantolo cz mk ayiyihlaziyi kahle le yezinkantolo give an axample bath athanasius umunt ozovukelwa amacala are vbs soon judge kahambanga kahle Ema judging bamnika big position masebevukelwa izinkantolo yothin sobe sesikhala sith yi anc bt yiyo into ezolimaza mkhont nokgcina bengaphathanga kzn yiko ukungabi ochwepheshe ezinkantalo ND kuzolinyalwa la asibuke kofika 2026 bebangakhi sekuthiwe abasuke palament
Phambili maComrades phambili🎉qhubekani nomsebenzi omuhle❤🎉
Injury to one is annjury to all. Siyàonga bantwana baķababa
Thanks so much masosha kaMsholozi ngithi nje nakwabanye senze kanje. Only MKP will liberate our people blacks in particular
Thanks so much masosha kaNxamala ngithi nje maqabane senze njalo nakwabanye......Long MKP long live
Qhubeka Mapholoba wenze okuhle ungadikibali nangomuso🤝🏾🤝🏾🤝🏾
Syabonga mfo. Iam a proudly mk. That's my job. Okwenzeka kubaholi bethu. Ubaba uyakwazi akwenzayo viva mk
Siyabonga mfowethu ukuthi usenze sicacelwe sivuleleke ngo kubuka nangoku cabanga
Very wise words, it should make us self reflect as MK members.
UZuma somuthemba uyoze ahambe emhlabeni asikwazi ukuthemba izinja esidayise ngezwe zacindezela abantu abamnyama zihlangene nabelungu
Izinja zazimudlela umona ngenkandla
UZuma usatshwa South Africa yonke ngepolitki uqinisile UZuma inkunzi kupolitiki angikhathali bengathini
Uma sinezindlebebesizozwa ke la
Labosathane abamnyam abangakaboni namanje ukuthi ingane zethu zoncela ithupha mjengathi zize zihambe emhlabeni viva mkhonto ungapheli amandla
Uyakucabangela lokho noma unolwazi
Umuntuom yama onemali u cabanga ukuthi uwumlungu ulwa kngaka nje ufuna ukufana nomlungu emnyama njengeANC ungthi abazazi ilimmu zabo sebencegwa nannokuse enzisa ilimu zabo ezikolleni siyalandela isibhunu sizoba ulimi okuzofundwa ngaso ,Mye nkosi kulumgile thina ngoba sesizozihambela ,kodwa ke qhubekami niba acisele maybe boze bezwe haleluya
Ingani phela sithanda ukufavour abelungu
Xhawe wayihlaziya
Excellent
Phela ilula leyo. Imembership ye MK iningi kabi. Imali encane nje ilunga ngalinye ingahlangana imali edingekayo.
Kufeziwe hamba kahle mama mazet engathi nangale kunganje bakwemukele kahle ukwenze konke cc
❤ uneqiniso baba Panyaza
Uneqniso baba siyabonga akukho okuhlekisayo bagcwele inznondo❤l❤l
Into ebalulekile kuthina bantu abamnyama ukulwisana nalesomo somhlaba ukuthi ubuyile kubantu abamnyama akekho ongazi ukuthi wantshontshwa abamhlophe . Nale Roman - Dutch Law ifunani Lana kulelizwe sihlanganiseni thina nawo vele ayishontshwe I Constitution. Ama resources antshontshwa ilabelungu ne Economy isezandleni zabelungu bacebile ngezwe lethu bengafikanga nalutho. Nathi sesifuna ukufana ne BURKINA FASO there is a lot of development taking place there. Asihlangane sibe munye bantu abamnyama silwele UMHLABA bakwethu😮❤ Sikhathele ukuhlupheka ezweni lethu asalinika uMdali wethu
uyalikhuluma oqiniso babawami ingakho bengakuthandi lapho syabona phela, ukuthi ohamba eqinisweni uphenduka iSITHA SABANTU.
OMbalula bazokhu bethi, "uZuma, uZuma" bazobona uma umkhumbi usesekujuleni kolwandle, ukuthi the trusted ANC is gone is gone and shall never come back.
Panyaza is intelligent, the most intelligent leader currently in the whole of ANC leadership
Good point ✌️You must take that seriously.Its a wake up call