Mseleku his so selfish I feel for macel shame, i think macele was told not[ to work she will be taken care of!!! fear men... And this stupid son mpumelelo he thinks his dad loves him... His digging a grave for his son.. He will regret this
Mseleku uyahlukumeza lamakhosikazi, This is a loveless marriage. He only uses money to show love. 😢 Mangwabe is just waiting to complete her house and abandon this ship. Ayikho lento ufana nami angikwazi uku pretend if ngingasamnthandi Muntu akube kusavuma lutho. Everything about him yanginyanyisa… it shows nje sekuphele Lona uthando kuMangwabe seyiku “E” empty upetrol i love tank.
Yoh ai this man I can't stand him shem, siyafana sis I think I'm worse then Mangwabe lapho I'm not a talkative person so kvele Kube tense and angiyihleki sdalo into engahlekisi. I beg to be corrected but kwi season eyayi during lockdown lapho uMangwabe ekhombisa the car wash/lounge yakhe n her brother that she was starting/building using the money that Musa gave/borrowed her(1.25milli)Musa being uMusa said angacabangi ukuthi uzothatha imali Yami ayidle nabantu bakubo bese eyahamba kyomele aqale akhokhe imali yam with interest etc. so I think this is why she can't up and leave nje angithi uyikhulumela too much nalemali yakhe Bandla as if abasebenzi mxcm Nama sokisi ablue🤧
Into emnandi nje wukuth akazange abafihlele kwasekuqaleni ukuth uwumunt westhembu manje lomama usenza sengathi wayengazi nxm ai suka bayatefa nje labomama
@@zamabosslady449wayengazi vele yikho bashada wokuhlanganisa wamcela ukuthi bayowu shintsha ngoba azi vele ukuthi wangeke amvumele ukuthath omunye but waba nobuntu wamlalela manje Seka dlala ngaye
Mseleku ke Tsotsi iyooo😅😅😅 Mama kaS'ne??? Mama kaMpilo??? Macele 20years Masaule 20years Mayeni 23years Makhumalo 19years Mangwabe 15years And lots of side chicks😅😅😅
Ukum' supporter is an understatement, umfaka ngekhanda. He's trying to live/correct his own sthembu that he's not satisfied with through this dumb puppet of a child.
why are these women into this .this man does not respect his wives even the way he speaks he is above all .U Ma Cele hawu someone who sacrificed so much . to his son really confused on how this man raises hiss son ..Not my culture maybe am lost . this is sick
@@zamabosslady449 calm your ass down it ain't personal nna ha o bua lenna ekare ra itsana🙄 we don't know each other this is just what I think and I'm entitled to what I think 💀
Cabanga ama families abo bebuka lento as umzali I'm sure kuyazwela ukubona ingane yakho kukhulunywa kanje, ai no this man is too much Kahle kahle akaphili la upstairs ingakho ehlomekisa lesbhubhunyeka somfana ubaba onjani Lo ngempela, ai shadani asinamona🤧
Mpumelelo akenze ubulungiswa, singabukeki kabi siyiKZN, kwenzinye izifundazwe, ngoba enomama bezingane kwizifundazwe ezahlukene, if you know, you know, uyangithola😊
@ndumisowisemanmahlangu4504 mara the tricky part is that bazaliswe uye labantu. It's not like ubathole benengane zabanye abafana, if I was him I would lobola laba sengibazalisile then ke after that I would lobola intombi.
Honestly ubab'Mseleku a selfish man. He thinks for himself not other people.Uyadelela nje abafazi abaningi so. Ungumhlukumezi wabesifazani. I'm from isthembu we're left with nothing. Uma still struggling even now at the age of 90yrs.
Lol yhoo hay u Mseleku uzokumangaza, uthi he won't ask his wifes he will just inform them, but on Umnakwethu he tell those guys that they have to ask permision from 1st wife.
MaNgwabe my president 😂😂. I see a lot of comments blaming her for acting the way she is acting right now. A relationship is built on how you treat each other but kuyakhohlwa ukuthi uMseleku umenzeni. Ngenxa yokuthi ungunumber 4 akusho ukuthi sekumele ethathe udoti wonke. Abantu bayakhohlwa ukuthi uMseleku wamthembisa ukuthi nguye owokucina ukuze angene esthenjini enamanga naye uMseleku uyavuma ngempela
Mina ngeke nglunge ukuba nendoda efana no Musa i have Magwabe and Mayeni's attitude ngicikwa into encane worse lobaba akakwazi ukukhuluma he doesn't think before he speaks ingakho benje bonke including izingane kuvele kukhulunywe nje
cha sthupethu lo number 5 wakhona. ungangena ubona kuthi kunjan kulaba abaphakathi and then lo musa wenu lento yakhe woku ngena emsamo ngeskhindi yin kant vele?
Macele I'm not married but I get your points .I understand your situation. Lv you somuch
MaNgwabe emotionally checked out long time ago, ukhona kodwa akasekho lapha.
Eish ngith ngsazbuz nje yaz ngob cha useborek yiyo yonkinto eshiw umseleku
Usehembe😂
This guy is so emotionally abusive, once a woman expresses herself and holds him accountable he starts calling her names and belittling her.
They trained him to treat them that way
This why MaKhumalo agrees with everything he says. She learnt this long before we caught on
Aze angidina ama china 😢 ngingakamboni Number 5
😂😂😂
Kwavele kwaqhamuka ubuso balo mxm😢
Yitsho uphinda😂😂😂andadikwa kanje
😂😂😂😂😂
😂😂😂phephisa Koda abamvezanga still maybe next week bamfihle fi ikhanda .
Mangwabe and Musa, what a pain to watch..Mangwabe left the stage ages ago.
But uMusa uyazama shem
Uyedelela lomfazi
Mseleku his so selfish I feel for macel shame, i think macele was told not[ to work she will be taken care of!!! fear men... And this stupid son mpumelelo he thinks his dad loves him... His digging a grave for his son.. He will regret this
Mseleku uyahlukumeza lamakhosikazi, This is a loveless marriage. He only uses money to show love. 😢 Mangwabe is just waiting to complete her house and abandon this ship. Ayikho lento ufana nami angikwazi uku pretend if ngingasamnthandi Muntu akube kusavuma lutho. Everything about him yanginyanyisa… it shows nje sekuphele Lona uthando kuMangwabe seyiku “E” empty upetrol i love tank.
Yoh ai this man I can't stand him shem, siyafana sis I think I'm worse then Mangwabe lapho I'm not a talkative person so kvele Kube tense and angiyihleki sdalo into engahlekisi. I beg to be corrected but kwi season eyayi during lockdown lapho uMangwabe ekhombisa the car wash/lounge yakhe n her brother that she was starting/building using the money that Musa gave/borrowed her(1.25milli)Musa being uMusa said angacabangi ukuthi uzothatha imali Yami ayidle nabantu bakubo bese eyahamba kyomele aqale akhokhe imali yam with interest etc. so I think this is why she can't up and leave nje angithi uyikhulumela too much nalemali yakhe Bandla as if abasebenzi mxcm Nama sokisi ablue🤧
Yhooo loBhuti, akabahluniphi abafazi bakhe shem, ade athi uMacele uzakuba yimpahla after so much sacrifices😢
Iyiphi lenhlonipho okhuluma ngayo
Ngoba phela uMseleku uyabathanda abafazi bakhe futhi uyabanakekela and uhlezi ezama ukuth bazwane kodwa ubona abangafuni ukuzwana no namba 5 wamcela kubonwa
Kanti iyiphi into engenziwa oweslisa owenza njengoba kwenza uMthombeni engenza ukuth owesfazane azizwe ehlonipheka futhi ebalulekile ezinqumweni ezithathwa yindoda??
Kahle kahle nje umaNgwabe useyabhora
Into emnandi nje wukuth akazange abafihlele kwasekuqaleni ukuth uwumunt westhembu manje lomama usenza sengathi wayengazi nxm ai suka bayatefa nje labomama
@@sbusisolawrence3553umusa akabahloniphi ngoku khuluma ukucela into kumele naye am thathe u no anga forst
@@zamabosslady449wayengazi vele yikho bashada wokuhlanganisa wamcela ukuthi bayowu shintsha ngoba azi vele ukuthi wangeke amvumele ukuthath omunye but waba nobuntu wamlalela manje Seka dlala ngaye
u Mpumelelo usazokhala esekwi 50's esethi u Life wam angiwuphilanga
Uthando kambe yini??😢😢 MaNgwabe 😮
Shuthi mele avumele nento angaythandi ngoba nakhu engasebenzi futhi ezokwehliswa ehlalweni uyanciksela wendoda kodwa ngelinye ilanga konke kuyovela obala umbiza ngempahla😢😢😢😢
Number 5 story is getting old now.
Old and boring
Ok.
It's very annoying
N it's boring
Extremely boring 😮😮
Hhai ubukisile ngabafazi bakho Mseleku. Ngyakbonga kwamina. Oyohlala nawe Kobe ukhombisa ukuthi uphila ngawe uncenge kukhulu kuwena xeim
Mseleku ke Tsotsi iyooo😅😅😅
Mama kaS'ne???
Mama kaMpilo???
Macele 20years
Masaule 20years
Mayeni 23years
Makhumalo 19years
Mangwabe 15years
And lots of side chicks😅😅😅
Tsotsi enkulu🤣🤣🤣🤣
Ka Mseleku katika tjo 💔
Worry yam utata wakhe uyam supporter kulekaka😢😢
Ukum' supporter is an understatement, umfaka ngekhanda. He's trying to live/correct his own sthembu that he's not satisfied with through this dumb puppet of a child.
Kodwa Mpumelelo ukhohlakele kakhulu ngathi akazalwa ngu Mayeni😢
Mpumelelo idomoroza shame😂😂
I really don't know why Vuyo is forcing, there's really nothing to him.
😂😂😂big fact
Straight hayiyedwa futhi
😅😅😅😅😅
Uyagula ngempela lomfana
Bodade wethu angazilutho ngesithembu kodwa loku is painful and I really feel for Macele. Yaze yavelelwa ingane yomuntu sheim.💔💔
Ukushadela imali kunjenake bo Girl
Ngihlezi ngisho ngithi kuhle kushadela uthando not imali zyakhala mnje
Eish...
Haybo Mpumelelo nawe uzosala uyicenga 😂😂😂
Nombela bafethu😂😂😂😂🙌
Tjooo ay Mselegu waze wadelela wejesoooo.
MaNgwabe is now unreasonable.
Uthando kambe yini 😂😂😂😂
I can't with her😂😂😂😂
But awphoqiwe uyaphuma if its not working for you
Kahle hle ngathi akayqondang into angenakuyo ksamele beyoqalphansi bemchazele ngeSithembu,ukphuma kwakhe ngob kungena omunye kshuthi laba abamamukela babethuthuza ngoba bengaphumanga mayengena😏
lama china namakhanda makhulu bakithi🤦♀️
😭😂😂😂
I never got bored ngutata omdala,mxm
Ay ni wrong ukuseka umfana ebheda ngfisa aphume uVuyokazi she doesn't deserve this 😢
Akukho sbindi lana ave bezothakathana
why are these women into this .this man does not respect his wives even the way he speaks he is above all .U Ma Cele hawu someone who sacrificed so much . to his son really confused on how this man raises hiss son ..Not my culture maybe am lost . this is sick
Bathathe babe wu 10 mfokamseleku to balance the ratio i like the fact ukuthi uyaba nakekela .
So babygirl has arrived
Mpumelelo trying to emulate his father which is sad
True. Like marrying a Cele as his first wife
Bathong lona this number 5 thingy is serious mos 😳
Yoh mangwabe wa batho
Mangwabe wabatho what?🙄🙄she knew ukuth usazolanywa nje naye wafika kukhona abanye hhabe
Yooh machina😢
@@zamabosslady449 calm your ass down it ain't personal nna ha o bua lenna ekare ra itsana🙄 we don't know each other this is just what I think and I'm entitled to what I think 💀
Yoh wena Mbali wa batho😂 my fave shame.
Ayiii izinto zika Mseleku
Mangwabe go dear , you show's last episode, you are no more in love with Mseleku,
Yoo indlela esekhuluma ngayo ubab Mseleku ngamakhosikazi akhe angiyithandi. uMagwabe akavese ezihambele shame ngoba haaikhona
Cabanga ama families abo bebuka lento as umzali I'm sure kuyazwela ukubona ingane yakho kukhulunywa kanje, ai no this man is too much Kahle kahle akaphili la upstairs ingakho ehlomekisa lesbhubhunyeka somfana ubaba onjani Lo ngempela, ai shadani asinamona🤧
MaNgwabe must leave. She long checked out
Amen Mangwabe umshado it's not an achievement darling.
Bangenela imali hayi uthando so ababekezele Mseleku akakele amakhanda abo
I love Mseleku
Then marry him😊
Mpumelelo akenze ubulungiswa, singabukeki kabi siyiKZN, kwenzinye izifundazwe, ngoba enomama bezingane kwizifundazwe ezahlukene, if you know, you know, uyangithola😊
Uqinsile oe kubalulekile ukhlonipha ngoba lento ayenzayo wehlisa isthunzi seKZN
Mpumelelo is correct by taking a virgin to be 1st wife. Insizwa inganwa intombi hay unina ka. Abalandelayo sebangaba onina ka
@ndumisowisemanmahlangu4504 mara the tricky part is that bazaliswe uye labantu. It's not like ubathole benengane zabanye abafana, if I was him I would lobola laba sengibazalisile then ke after that I would lobola intombi.
@@ndumisowisemanmahlangu4504hayi mahlangu ayikho le yakho yetshitshi what about baby mama's hayi
@@Rooi_Online kulotsholwa intombi kuqala. Inkinga la akusi ukuzala nokungazali. Intombi iyigugu iyona ebinenhlonipho iziqinile. Kumele aqale ngayo ngoba yoniwe nguye. Oma bezingane ubathole vele beqaliwe ngabanye Abantu meaning baziwa amanye amadoda.
Kodwa baba Mseleku, awukhathali yin kodwa, hay yekela lokho,
Umpumelelo uyayibhema lento ayibhemayo 😭😭
Kodwa nisphethe mashayina ngijahe nomber 5 mina, umdlalo omuhle mawuqhubeke bakithi kulate😅
uMacele aksenzo feelings zomyeni wakhe
It's all about his "powers" but not his wives. Awu kodwa yake yasbulala I poverty singabantu besfazane! Ugcine usuvuma wonke udoti😢
Ayibo lama china enzani manje 🙈
Aybo bazofa iBP beneskhwele kanje😢
😂😂😂😂abashweeee
Honestly ubab'Mseleku a selfish man. He thinks for himself not other people.Uyadelela nje abafazi abaningi so. Ungumhlukumezi wabesifazani. I'm from isthembu we're left with nothing. Uma still struggling even now at the age of 90yrs.
loBaba needs counselling!.
Sekafikile
Beveled uhamba kewena 😂😂😂😂hamba kahle
Lạ quá vậy! Phải kênh anh Thành không nhỉ
😢😢😢😢
Kuthi mandihlanze nje ngulobaba!
This guy doesn't know how to talk regarding his wives
Abayindawo nami ngyabona abasweli lutho la
Kazi ubani oyoke alamule uMseleku no No4, sesiyabhoreka ngale two
Umseleku uguga kabi, uyeyisa but uzamkhomba unumber 5
Hayi kunzima esthenjini
Xosha lento maan Mseleku...😂
Vuyokazi baleka mntase ungabheki nasemva kubi yho.
Akayindawoooo ugarl shame usemathandweni yedwa and uwumamkhulu cabanga title enkulu kanje 😂😂
Angamki qha asebenze
Ohh so uMpumelelo ufuna ukuthatha lo amenze number bcoz unolwazi ngesthembu uzovuma if sefuna ukuthatha omunye futhi😮
1*
Umangwabe uyeyisa
siyadina isiThembu senu,Vuyo awukho desparate sisi Uma ufuna ukuhamba hamba cc ungu mXhosa wena gl
yhuu ngase aphume kule circus, and uzomthola umntu ozomtshata noba unabantwana ababini na
Mpumelelo wakhona wembatha jeans ngama flip flops 😅😅😅😅
Ngokwazi kwami IsiZulu sithi uma indoda iganwa ivusa umuzi kayise bengingakaze ngizwe kuthiwa umuzi kuvuswa umuzi kamama owafika ewumakoti naye
Hayi mxxxm amatshayina
Lol yhoo hay u Mseleku uzokumangaza, uthi he won't ask his wifes he will just inform them, but on Umnakwethu he tell those guys that they have to ask permision from 1st wife.
Musa is only left with 2 wives, Macele and Mangwabe checked out emotionally. I don't blame them, this man disrespects them every chance he gets
Akana respect lobhuti for his wife's uyakhinya shem
Mbali is leaving then it’s gonna be 4 again Ngeke lendoda qete 😹😹😹
Labomacrayona bakithi hhayi cha
Umseleku bakwethu maybe inyoka yakhe elokhu ifuna abafazi ngeke injabulo yabafazi bonke ingabibikho ngenxa ka number 5 yena uyaqhubeka khona okshaya amanzi nje la fut uMakhulo ngenzeka uyazi
MaNgwabe my president 😂😂. I see a lot of comments blaming her for acting the way she is acting right now. A relationship is built on how you treat each other but kuyakhohlwa ukuthi uMseleku umenzeni. Ngenxa yokuthi ungunumber 4 akusho ukuthi sekumele ethathe udoti wonke. Abantu bayakhohlwa ukuthi uMseleku wamthembisa ukuthi nguye owokucina ukuze angene esthenjini enamanga naye uMseleku uyavuma ngempela
are there any benefits of being Mamkhulu?
I think there are like your stupid mind tells you you came first😂😂😂😂😂😂😂Gosh
None😂😂😂
I think guys the Pride of being the 1st Queen they shall bow to you 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤭
😂😂😂
Seems like its better to be the last honestly
Liyabheda shayina lisincisha number 5😂
The parents bale virgin they must refuse ukuthi mpumelelo ashade ingane yabo...i feel like there is more to the story
Aze ayinkinga lama china's
🤣😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
😂😂😅
😄😄😄😄
Uyabahlukumeza abafazi bakhe umseleku uMacele noMayeni
MaNgwabe needs to check out of this marriage…. And Musa is a narcissist to say that he assisted MaNgwabe by marrying her …
Akabeki nebhantshi nje emahlombe makayokhuluma emsamo ubafundisani abantwana bakhe
Lobaba 😂😂😂😂😂😂
No,no,no hhayi akasayithandi lendoda Noma izama kangakanani yoooo ngishho ubuso bakho buyakhimbisa yoooo
Yho i thought im okay with this Sthembu thing but yho a.a 🤦🏼♀️ there is too much disrepect yho 🤦🏼♀️
Mina ngeke nglunge ukuba nendoda efana no Musa i have Magwabe and Mayeni's attitude ngicikwa into encane worse lobaba akakwazi ukukhuluma he doesn't think before he speaks ingakho benje bonke including izingane kuvele kukhulunywe nje
Hayi guys uTata lona usile uyobayini ngaphandle koThobile
Akasancengi lo Mseleku
Kani yena Mangwabe ubetitjele kutsi senguye number last beva kunjan the others nakabelama.. she s a bit selfish
Mangwabe shame akasekho kuyo yonke lento
yislima le china
Yadika Mangwabe seye actor too much ngoku
cha sthupethu lo number 5 wakhona. ungangena ubona kuthi kunjan kulaba abaphakathi and then lo musa wenu lento yakhe woku ngena emsamo ngeskhindi yin kant vele?
U no 5 naye ufuna ukwakhelwa e mzumbe estates and drive I Mercedes Benz 😂😂😂
Fucken cripted 😢😢 I can watch anymore
Mangwabe akaytjeli awu no.1 shm wangena azi kuthi sthembu lesi kodwa sefuna ukuba uyena yena
Mseleku is very disrespectful towards his wives 🤮🤮🤮🤮
Mpumelelo and his dad just piss me off, such selfishness,