SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ugogo lo omthanda kangaka,uyena okuthakathayo, kulendlu engavulwa | S2-EP82

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 88

  • @PearlTarjanne
    @PearlTarjanne 2 години тому +11

    We look up to our elders and always seek their advice because of their wisdom and experience. It’s heartbreaking when you hear that the fountain of wisdom is actually muddy water filled with evil intent 😢

  • @zinhlepetronela8424
    @zinhlepetronela8424 3 години тому +14

    Mmmm ave kunzima bhuti wami nami ingane Yami impilo yayo imile ngento eyenziwa ugogo wayo isize yayeka ngisho iskole .bekuthi uma ezoya kobhala avele alale angavuki ngiyomvusa lutho uyoze aphaphame emini .okubuhlungu ukuthi sehambe ngikhathele kuphuma logogo kuthiwa uthi uyoke abone ukuthi uyolungelwa yini ND lento ilwa nempumelelo yayo kubuhlungu ukubona iksasa lomtwana wami lishabalala phambi kwamehlo ami .Abantu bayahluleka ukukulapha kodwa uJehova uyabuka 😭😭💔💔

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 години тому +12

    Iqinisile incwadi eNgcwele uma ithi 'ubusisiwe umuntu othemba uJehova nothemba lakhe linguJehova'. Kwaze kwanzima emhlabeni Nkosi yami!!!

  • @ThulisileMtsweni-o8k
    @ThulisileMtsweni-o8k Годину тому +1

    Yooo phephisani sesi nobuti funani usizo niluthole ....ujehova mkhulu kubonakaliswe ngokuthi umbone ugogo ...nikhuluke njalo njalo Amen ...

  • @sifisomagongo4534
    @sifisomagongo4534 42 хвилини тому +1

    Umtsakatsi is crafty vele, ungamphikela Abe akwenta kabi vele

  • @Mandhlovu
    @Mandhlovu 4 години тому +11

    Kanti emhlabeni kunjan 😢 ugogo pho onikhulisile😮

  • @PhindileNkosi-r1m
    @PhindileNkosi-r1m 4 години тому +7

    Kwaze kwabuhlungu bakithi Kazi kukhale nyonini ku gogo mthakathi,ungathola nokuthi akamzali Uma wabo ,😮😮 uJehova usebanqobele

  • @busisiwendhlazi7475
    @busisiwendhlazi7475 Годину тому +1

    Kodwa unjani logogo ngaze ngabathanda abazukulu even ngingabazali nabazali babo kodwa kimi besho okukhulu empilweni kwaze kwamnandi ukuba ugogo

  • @NontuthuzeloNontuthuzeloD
    @NontuthuzeloNontuthuzeloD 40 хвилин тому +1

    Hybo ugogo kwaze kwabuhlungu owam ugogo wayendithanda nangoku useyi gelosi ehle empilweni yam kwaze kwabuhlungu ukuthakathwa yidlozi lakho

  • @NcamisileMbatha-m5v
    @NcamisileMbatha-m5v 3 години тому +8

    Mmmm kuyiqiniso elimsulwa ukuthi sigilwa abantu esisondelene nabo esibathandayo, nesibathembayo futhi

  • @PhumlaRadebe-p2w
    @PhumlaRadebe-p2w 49 хвилин тому +1

    Kanty mkholwe ubuty ngeke akhulume amanga ,uyena straight

  • @xoliemzathu4600
    @xoliemzathu4600 2 години тому +2

    Uyakuthanda ubhuti wakho,,kuzolunga dade ,hlisa umoya,,uyingozi gogo in a smart and silent but God has His own ways to reveal secrets and to rescue us. The enemy is never been outside

  • @Khohlwakhanyile
    @Khohlwakhanyile 4 години тому +25

    Kunzima emhlabeni ngisho oGogo esbathembile😢

  • @sishieman1734
    @sishieman1734 Годину тому +1

    Lilonke nje logogo uyathskatha

  • @PhumzileMkosana
    @PhumzileMkosana Годину тому +1

    Ezenzeka ebumnyameni ziyovezwa ekukhanyeni
    Kodwa udade evidence ikhona njee phatsi kwebhendi 😢😢😢akadingi mbonisi bubunqi obunqaa

  • @NtombenhleCele
    @NtombenhleCele 55 хвилин тому +1

    Kodwa logogo wahlukumeza izingane kanje usathane wani nje lona uzofa ashiye izingane enkingeni

  • @PromiseMkhize-z3f
    @PromiseMkhize-z3f 3 години тому +2

    Never trust even ur left hand
    Kunzima la emhlabeni Uma skhula neynkinga zyakhula esasingakuboni sibancane sesyakbona manje .
    Believe me😢

  • @KhanyisaNdukula
    @KhanyisaNdukula 2 години тому +2

    Your enemies can never betray you!

  • @mpilozmntambothikah9586
    @mpilozmntambothikah9586 Годину тому +2

    Part 2

  • @pinkysaka1512
    @pinkysaka1512 20 хвилин тому +1

    Haibo ugogo unjani kanti phela sonke sithembela kobona ogogo🤔🤔

  • @WandieDidiza
    @WandieDidiza 2 години тому +1

    Ku.njalo bhote. Ba khohlakele abo gogo naboth aunti

  • @NomathembaDorisNgcongo
    @NomathembaDorisNgcongo Годину тому +2

    Cc vula ingqondo ugogo unomhobholo akafuni nijabule ufuna nibe imikhovu yakhe ephilayo.Ubona imali ingeke iseza kuye.Eyomfana imali Iya kumakoti engabe Iya kuye.Cc hamba uyongena endlini kagogo pequlile ngaphansi kombhede if engafuni ukulalela cc bhuti muyeke lungise eyakho impilo

  • @thononomamkhize8450
    @thononomamkhize8450 44 хвилини тому +1

    Kwaze kwabuhlungu ngagcono ekube wabiza ucc wakho naye azbonele😮

  • @Mnisiwemvula-q17
    @Mnisiwemvula-q17 3 години тому +3

    Uvalo kiiimi awww thina sabanenhlanhla saba nogogo owayesthanda ngeqiniso namanje ngisakhala izinyembezi mangicabanga ukuthi usahamba emhlabeni😭😭ayyy isitsha esihle asidleli🤞🤞 kuvele kusale osathane nje bogogo

    • @Nomkhosintinga
      @Nomkhosintinga 3 години тому +1

      Siyefana😭😭😭uma nje ngike ngacabanga ngaye ziyazehlela inyembezi ❤

  • @leratoolifant1988
    @leratoolifant1988 Годину тому +1

    Ai name I wish to go out and seriously look.
    I suspect ukuthi naming someone did something.
    Ngi ncwaba left and centre la endlini.
    Se sele siba two mina no mntwana onga philanga kahle.

  • @KeneuwueNewang
    @KeneuwueNewang 3 години тому +7

    Ngo gogo bethu banjalo

  • @suzanmmuki9318
    @suzanmmuki9318 3 години тому +2

    So painful to bewitched by someone very close to you

  • @nomsahlophe5890
    @nomsahlophe5890 3 години тому +1

    Yooo cha waze wangicasula ugogo ngokuthakatha izingane abazukulu bakhe futhi yoo umhlaba uyahlaba askisini bantwana Zaman ukulungisa🥱💔

  • @PromiseMthethwa-nl1jn
    @PromiseMthethwa-nl1jn 2 години тому +1

    Ubhuti kwakufanele ahambe nosisi wakhe ma eya kumuntu aphinde amthathe amfake kuleyondlu yzigameko

  • @zamammagidela2424
    @zamammagidela2424 2 години тому +1

    Hay usbali akagholi lugho uma kunguye o walker-away..u don't get!!!

  • @BonisiweHleza
    @BonisiweHleza 4 години тому +6

    Sofa sikhamisile solokhu sibabazile

  • @phidanincube165
    @phidanincube165 3 години тому +4

    Eish kunzima shame ezweni hayi abadala shuwa ukuhlupheka khona kubuhlungu kangaka

  • @ZaneleNdwandwe-zh4lz
    @ZaneleNdwandwe-zh4lz 3 години тому +2

    Ugogo ubona sengathi nizomshiya ninake abantu benu nikhohlwe nguye kanti akazi ukuthi ubulala ikusasa lenu

  • @princessdube195
    @princessdube195 2 години тому +1

    Uzothola khona ukuthi uyena futhi owabulala ingane yakhe engumzali walabantu....awukho nje umnzi ongenaye umthakathi n uzothola ukuth locc bamgcabela naye inhlanga zokuloya kodwa akazi bayamvusa ingakho nje emthanda kanje ugogo ma eshona emakhamba azosala kuyena

  • @SenzeniMathe-ln3ly
    @SenzeniMathe-ln3ly 4 години тому +3

    Sibabaza singaqedi abanye sikhala ngabasithwala u 9months impilo idinga isibindi bafethu

  • @nomsahlophe5890
    @nomsahlophe5890 3 години тому +1

    Yooo cha bhuti ukube wazithatha lezinto waya nazo entwine mhlawumbe wayezokunceda ubone ukuthi ugogo uzokubuza yini ukuthi ziphi izinte phansi kombhede ungumthakathi🙆‍♀️🙆‍♂️

  • @SithandekileSibanda-x7w
    @SithandekileSibanda-x7w 4 години тому +4

    😮😮 kodwa gogo shuwa .y gogo

  • @claudiamakhathini7515
    @claudiamakhathini7515 3 години тому +3

    Hmm akekho ryt logogo haaa😮

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 години тому +3

    Qinisani emthandazweni bafowethu!!!

  • @ThandekaMgube
    @ThandekaMgube 3 години тому +2

    Lungista celukukhuluma nawe eceleni😢😢😢

  • @Mahle-o3j
    @Mahle-o3j Годину тому +1

    Koda gogo ngabe wababulala bemancane

  • @NonjabuloMvuna
    @NonjabuloMvuna Годину тому +1

    Awu ayi kodwa kanti kunjani emhlabeni😢

  • @MballyMokwena
    @MballyMokwena 2 години тому +3

    Kube wathatha me picture zalanto yaphantsi kombhede

  • @bongiwegugufakude8267
    @bongiwegugufakude8267 34 хвилини тому +1

    Akahambe amkhombise odoli ababoshiwe loccy naye azibonele

  • @Ntombi-j1o
    @Ntombi-j1o 3 години тому +3

    Wabola gogo aw kodwa ubuthakathi zenzeni ingane kodwa awgogo

  • @sibonangayenkosi1069
    @sibonangayenkosi1069 3 години тому +2

    Waze waba nemoya lomuhle bhuti if bekunglomunye muntfu be ungamlimata

  • @NkosnathiNkomonde-lr2rk
    @NkosnathiNkomonde-lr2rk День тому +4

    Woza naye lungstar wami ngedwa....ave ngikuthanda kodwa

  • @Mandhlovu
    @Mandhlovu 17 годин тому +3

    Di ready 🎉❤

  • @zumkwana101
    @zumkwana101 16 хвилин тому

    Bangcolile labogogo or labomama abafuna ukusetyenzelwa, sies!!

  • @LindokuhhleNkwanyana
    @LindokuhhleNkwanyana 2 години тому +2

    😳🥺🤦‍♂️yoooooooooh I am out of words

  • @PhathiswaPhathiswa-e9g
    @PhathiswaPhathiswa-e9g 3 години тому +1

    Hayi solokho nje sibabazile stufuzah kubi la ngaphandle kubi kubi🤔🤔

  • @NthabyMokwena
    @NthabyMokwena 2 години тому +1

    Sherm sorry iza sokhonza bhuti

  • @NgNtuli-bh2pw
    @NgNtuli-bh2pw 2 години тому +1

    Ungathwali ngogogo mfana may be ufunaugogo afe

  • @zamammagidela2424
    @zamammagidela2424 2 години тому +1

    Ushise naleso siguqo sakhe👹👹👹

  • @xoliemzathu4600
    @xoliemzathu4600 2 години тому +1

    Umbonise nonodoli nmagama enu abotshelwe.

  • @ThandiSelokela
    @ThandiSelokela 3 години тому +2

    Kwanzima

  • @EstherMathebula-r2i
    @EstherMathebula-r2i 3 години тому +1

    Ha lo gogo

  • @SnenhlanhlaPinkyKweyama
    @SnenhlanhlaPinkyKweyama День тому +3

    I'm waiting 😊

  • @SimbongileSatula
    @SimbongileSatula День тому +3

    We waiting Lungtsar❤❤

  • @HlengiweMkhize-qe4pk
    @HlengiweMkhize-qe4pk 3 години тому +1

    Mmm kwaze kwanzima

  • @SilindileMathosi
    @SilindileMathosi 3 години тому +2

    Cc yebo awukholwa ukusebenzile ugogo ukuthi nifukuzele yena ningagani niphelele lapho egcekeni

  • @VuyelwaNkabinde-v2p
    @VuyelwaNkabinde-v2p 19 годин тому +2

    Patiently waiting dali❤

  • @IreneMargaret-jd7hx
    @IreneMargaret-jd7hx 3 години тому +2

    Siqela isiqephu2

  • @SarahLetlhoo
    @SarahLetlhoo Годину тому +1

    😢😢😢

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 години тому +1

    USathane uyangena kumuntu!!! Kodwa uyenza kanjani into enje kubantwana abayigazi lakho!!! Imbi lento ngisho yenzeka kumuntu ongeyilutho nawe!!!

  • @AngelineNgwenya
    @AngelineNgwenya 4 години тому +2

    Waitingz🎉

  • @SilindileMathosi
    @SilindileMathosi 3 години тому +7

    Nathi ekhaya sinaye ugogo onjalo asilungelwa yilutho kumanje usefuna uku confess emndenini manje izingane zakhe azifuni abize umndeni aconfess zithi hhay umalo uyazikhulumela nje wasebenza ngezinhlabathi zamathuna asekhaya kunzima shm kuyimanje akafi and akasakwazi kwenza lutho ugongobele manje kodwa usesebenzisa abazukulu bakhe ukuthi beyophakela izilwane zakhe ngoba yena engasakhoni ukusebenza 😢😢

  • @BusisiweMasina-k5f
    @BusisiweMasina-k5f 18 годин тому +2

    Can't wait

  • @OwethuLekhuleni
    @OwethuLekhuleni 19 годин тому +2

    I'm waiting ❤

  • @fikilemthembu5823
    @fikilemthembu5823 2 години тому +1

    Sorryn bafethu ningamkhombisi ugogo ukuthi seniyayazi lento ,niqale nithole usizo ngaze anenzakalise logogo

  • @MahlomphoSefalane
    @MahlomphoSefalane День тому +2

    I'm ready

  • @LinnetyNdiweni
    @LinnetyNdiweni День тому +2

    Waiting

  • @sindisiwenyaba1888
    @sindisiwenyaba1888 2 години тому +1

    Ewu intombi endala ibhoreka kabi bakithi

  • @mbalihlatshwayo7249
    @mbalihlatshwayo7249 3 години тому +1

    Yohlola njani ingane yakini izithole le mathuba???

  • @ItumelengRadebe-g1z
    @ItumelengRadebe-g1z 3 години тому +1

    Mara cc u buti o mutholile na khona ao kholwa?

  • @ItumelengRadebe-g1z
    @ItumelengRadebe-g1z 3 години тому +3

    Hucho kuthi u ena ubulale u mma wenu

  • @Boitumelompogeng-b3j
    @Boitumelompogeng-b3j 4 години тому +3

    Pay back singqamile linto

  • @PhumzilePretty-t9p
    @PhumzilePretty-t9p 4 години тому +2

    Morthan ready 😂

  • @ThabiBongi
    @ThabiBongi 7 годин тому +2

    ▶️

  • @michaelbuthelezi920
    @michaelbuthelezi920 6 хвилин тому

    Onodoli bamele otikoloshe boeti

  • @ZAINECELE
    @ZAINECELE День тому +2

    Wozanazo mzalah❤

  • @CyprianSkhumbuzoMnyandu
    @CyprianSkhumbuzoMnyandu 2 години тому +1

    Wemft nquma lento ife wans

  • @Siyabongafredmani
    @Siyabongafredmani День тому +2

    Lindile bo...

  • @ZandileThobela-f5z
    @ZandileThobela-f5z 2 години тому +3

    Kwaze kwanzima vele sibulawa abantu esibathandayo nesibathembile😢😢

  • @NkuleMemela
    @NkuleMemela 4 години тому +2

    Am waiting 🎉

  • @perfectbebe4845
    @perfectbebe4845 6 годин тому +2

    I'm ready