Maybe one day the show komele ingakusizi if utholakala ukuthi ufuna back someone that you used to abuse especially physically. The message must be straight in not assisting ama love back of someone oshayanayo.
Providing a platform for a victim that encourages them to get back with their abuser is insane! Guys can we please not give abusers a platform... If you are a woman abuser, you should be busy getting help not looking for love. Why should we watch and support abusers? Senzeni? Sibahalalisele?
Hey, I'm shocked and disappointed. How can you encourage a woman to return to her abuser? UA-cam channels need to be responsible with their content. I don't have an issue with giving abusers a platform, but it should be used as an opportunity to educate and seek help for both the abusers and the victims.
I once watched an episode where the boyfriend killed the woman’s father, he confessed to her on the show to killing him and guess what, they were encouraging her to go back to him ……😮
Stufuza uhlale wazi sisi ukuthi ngikhona njalo laughing out loud on your behalf 🤣🤣🤣🤣 Ngoba ai bandla hlezi ngikubona ufihla noma unga jampisi ukuthi uphelile insini. Bangalinge bakushitshe as presenter lethu elivelele ❤️😝😍🙏🏽
Stufuza I love u and u are such a great host, however, I find it’s wrong to try reconciling relationships where abuse had been involved. Of course u are not forcing them to get back together but the fact GBV was a thing in the relationship labo bantu akufanele bahlanganiswe.
This guy needs guidance. This anger is not good for him. The girl is not apologetic about her lifestyle and guy wants to change her, she's adamant she doesn't want to . Ga a ye kerekeng and find someone else.
Buti❤I LOVE You My Darling ❤uzimisele ngo Sisi🎉 BUT Please get Advice and Counseling ❤ Sometimes is important to look at the Future as you said❤uGirl still wants to explore entertainment 😮 Focus on the Future and TIME ❤ God Bless you Buti❤ Beginning of Wisdom is to Fear GOD and abstain From The BAD things🎉 Just PRAY ❤️🙏🖐️
25:12 Stufuza shame ngiyakuzwela, le nto yakho yongahleki ma kuthi hleka, isezokugulisa. Buka manje ugquma ubuso axkiwe ngoba lo sisi ukhuluma into obungayi lindele, uthi "basani" 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Maybe one day the show komele ingakusizi if utholakala ukuthi ufuna back someone that you used to abuse especially physically.
The message must be straight in not assisting ama love back of someone oshayanayo.
I support that 🤞💯
💪💪
@@ntlaniland1108 seconded. Cz bafika sebezenza oslungile la kanti bafihle amaqiniso okuthi bangaba hlukumezi
Ngi lapho nami
Haibo how would they know if you are an abuser 😮
Physical abuse is a big no for me No one should be abused be it mentally or physical No guyz its wrong
You re right
Ngaze ngamthanda ugirl ngeqiniso lakhe😂😂😂😂
🧔♂: Ngoba ungasekho nje Umuzi kababa usuyabanda.
👵: Haibo basani.
😂😂😂😂 ungibulele
😂😂
Ungibulele lapho 😂😂😂
😂😂😂😂
Anibasi ngani😂😂😂😂😂
Kodwa lentombazane eneympendulo kangak yathathwaphi😅😅
😂😂😂😂😂😂
Yey inazo wema😂😂😂
😂😂😂
😄😄😄😄😄😄ngath hlez imlindele
Not me laughing nawe Stufuza "ngibuya ngesonto ngidakiwe ngzomuzwa kanjani uNkulunkulu"😂😂😂
Baphathi bohlelo bengicela nibe nabalandeli bohlelo estudio bezokwazi kuphakamisa izandla babeke umbono after uhlelo ngoba Stufuza ucc lo othanda unumnandi uyaludinga usizo nobhuti naye uyaludinga ngyabonga kakhulu bt bekumbona nje ngyaxolisa if ngibeke kabi❤
Seconded
Ngaze ngawuthanda umbono wakho ngane yakwethu
Wamuhle umbono wakho dali ngiyawuseconder
Kodwa. Stufuza. Ngiyakuzwela. Uhlelo. Lwakho 😂 ngiyakhala. Kumanje. Kukuhleka😅. Ucc. Yoooooo
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂gal
"Ngizomuzwa kanjani uNkulunkulu ngidakiwe?" Kodwa Smakade 😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😅😅😅😅😅
Isidakwa🤣🤣
Akamshiye kuzoboshwa yena lana...proud lomuntu ngophuzo
🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂
Providing a platform for a victim that encourages them to get back with their abuser is insane! Guys can we please not give abusers a platform... If you are a woman abuser, you should be busy getting help not looking for love. Why should we watch and support abusers? Senzeni? Sibahalalisele?
Hey, I'm shocked and disappointed. How can you encourage a woman to return to her abuser? UA-cam channels need to be responsible with their content. I don't have an issue with giving abusers a platform, but it should be used as an opportunity to educate and seek help for both the abusers and the victims.
I once watched an episode where the boyfriend killed the woman’s father, he confessed to her on the show to killing him and guess what, they were encouraging her to go back to him ……😮
Yey kub'hlungu ukuba ipresenter. Mina ngabe kaaaade nghleka.😂🤣😂🤣😂
Ngyamzwela uStufuza ngoba uyathanda ukhleka😂😂😂😂
Umuzi wasekhaya uyabanda ngoba ungekho aybo basani phela aw Mamlambo good gal❤
Cha by funa abany ayikho lento oyilandelayo
🤣🤣🤣
Vele unepitshana wena into encu
Nesigqoko esphashile
First to comment abasegoli let's gather here 🎉🎉🎉🎉
Boksburg🎉🎉🎉🎉
Tsakane sikhona
Jeppestown
🎉🎉🎉🎉🎉
Braamfontein 🥳
Stufuza is laughing out quiet😊. This girl is really entertaining. Stufuza does not even have to ask questions.
Kodwa Mamlambo, umuzi wasekhaya uyabanda basani phela😂😂😂
😅😅😅😅😅
Stufuza cc ugcobisani emzimbeni muhle umzimba wakho please share cc
She is glowing
😂😂😂😂ugcoba i iphone?@@ZamekileZamaMzimela
Uvaselina mangbuka😂😂😂😂😂😂
Lalela nami ngihaqwe iloko nje mayiqala i show ubuye negiya lobuhle Mtaka MaMkhize pls share Cc ngeke….
Festive manje siyashukuma😅😅
Shiya boi umuntu othanda ubumnandi but ngamshayi umuntu boi
Uyabo uStufusa uma esezivala ngesandla emlonyeni usuke esiphelile insini😅😂😂😂
🤣🤣🤣🤣
namii ngiyakunotice.r lokhoo🤣🤣🤣
Yebo uyafuna uhleka 😂😂😂😂
Kanti enziwani lamapipi bakwethu. Ase ozela kangaka nje kulezinsuku😂😂😂😂
Akozeli mayebabo😢
Ayabhocobala hay ngeke yooooh
@@thokobhengu8295😂😂😂😂😂 Thoko uthi ayabhocobala girl waze wangiqeda
@@NkosibonileNgwane 🤣🤣🤣🤣 imihlolo. Anenzululwane
@@thokobhengu8295 awavilaphi go, kazi enziwani Maliya🥺🙈
Thola intombi esontweni your tayp please hamba Cc
Yeah so true ngeke...
😂😂😂 whenever i laugh my presenter hold her face and laugh secretly 😂😂😂ai iyangihlekisa lentombazane
Igwala lesinyemfu somfana! Noma ngabe ulobolile ngezinkomo eziwu 1000 akumuphi ilungelo lokushaya umuntu weimaraner. Ulibona kanjalo ke igwala, Abesilisa abangangaye uyabasaba, bangamshaya kunabe izinqa.
Manje u bradaz akagezi ngani inkununu 😂😂😂😂 inuku lomfana
😂😂😂😂😂INKUNUNU
@@wisemanmajola6487😂😂😂😂
@@wisemanmajola6487 nami iyangiqeda eyenkununu bazalwane😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Ey wema syakhuluma lestufuza😂😂😂
What is knunu guys
Ngaze ngamthanda uMaMlando wee Jesu ngamthanda umuntu ❤❤❤❤❤
Stufuza uhlale wazi sisi ukuthi ngikhona njalo laughing out loud on your behalf 🤣🤣🤣🤣
Ngoba ai bandla hlezi ngikubona ufihla noma unga jampisi ukuthi uphelile insini.
Bangalinge bakushitshe as presenter lethu elivelele ❤️😝😍🙏🏽
I really love the girl she knows wgar she wants not to be beaten 👏👏👏🤣🤣🤣
Ai mina ngiyamthanda😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂😂
Stufuza I love u and u are such a great host, however, I find it’s wrong to try reconciling relationships where abuse had been involved. Of course u are not forcing them to get back together but the fact GBV was a thing in the relationship labo bantu akufanele bahlanganiswe.
Shela mfana ziningi izintombi, she is not for you. Ukushaya is not a solution.
Iyadelela lentombazane yoh
Uyenamakoti ebektiwa uzovusa umuzi lo?
🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂
😂😂
😂😂😂😂😂 Ngathi akuhambanga kahle
Kkkkkk ngathi azithathi kahle kulosisi
Please leave this woman alone . You belong to different world
i wanted to be the first one to comment, but then some people seem to be sleeping in this channel😖
I never been first i try but there's always people before me😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂
😅😅😅😅😅😅😅
😂😂😂
😅😅😅Mamlambo uyisqwayi ngingabheja ngawe
😂😂😂Stufuza, Stufuza, Stufuza ngiyakhuza
Don't encourage people to go back to partners who abuse them please
😂😂😂😂😂😂😂😂 ngaze ngathanda we Malambo😂😂😂😂😂🎉🎉
Hamba kweyinye indawo khehla ngeke wakhe nomuntu okuhlaza kanjena, kodwa nawe yeka phela ukuba yibhova
This guy needs guidance. This anger is not good for him.
The girl is not apologetic about her lifestyle and guy wants to change her, she's adamant she doesn't want to . Ga a ye kerekeng and find someone else.
Best show ever kumele benziwe nje abafana abahlukumeza abantu besifazane 🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂😂Angikaze ngihleke kanje , Uma kubanda Basani umlilo😂😂😂
😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅
Ngaze ngamthanda cc we stufuza ukhuluma qiniso londwa ngalabo bhuti indle abangenalo uthando ngakhona
Ngaze ngazithanda into yakho yokunyathela stufuza umbala nje❤❤❤
Ngaze ngyithanda impendula zalo cc nkosiyam 😂😂😂Basani phel,hamboyihenga😢
I love this girl hle and her level of confidence ❤
❤❤😂
😂😂😂😂Ai ngeke skesh ngempela lesi... Sgqoko sphashile😂😂😂
😂😂😂
Uyisilima wena mfana , uyasonda kodwa intombazane isdakwa. Uyasihlanyela wena usibukisa udoti nje kuphela ,ungurubish wonfana. Lento yokushelelwa amantombazane akwishow nibancane kanje , uyabheda wena mfana lodoti lo.SHIYA I GANE YABANTU IYOZIDLELA UTSHWALA.
Since ngakhulisa umthondo nje abafaz bayazbuyela 🤞 abanye bayazfunela ngoba ngibonakala ngisho ngigcokile ukuthi ngikphethe ukudla kwabafaz👏
😂😂😂😂
😂😂😂uyakhankasa Wena ayikholonto
😂😂😂😂
Yhoooo Simphiwe Shangase lizowa elopipi likhulusiwe😂😂
😂😂😂😂❤
O Stufuza abanalo iqiniso 😮 Lentombazana ikhulumq konke ukwedelela ize ibize nezinhlamaba kodwa ayi khuzwa 😢 . Cha kudlalwa ngengane yomunye Uma.
Kuyabandza 😂Basani😂 Stufuza could not wait for this episode to end, so he can laugh 😂😂 in peace.
Ngikubona konke yabona Stufuza mase esezibambile ukuhleka😅😅😅😂
Lukhuulu yini likhuluuu yini😂😂😂😂hleka stufuzaaaa😂😂😂 hhay uyazikhulumela cc akanaskhathi... likhulu yiiiin😂😂😂😂nepitshana 😂😂😂😂nesigqoko esiphashile😂😂😂😂
😂😂😂😂Stufuza akasahleki heeee manezigquma ngesandla... 😂😂😂😂😂
Nenziwa ilento yenu yok'biza lamantobazane ngabomama that's why baneyisa 🤞
😂😂😂😂😂
😅😅😅😅😅 mamaz
Mawusonta mina angisonti 😮😅😅😅 maderufu ebafati labatsi kamane ngiyeke wena kunokutsi ngiyeketjwala kodwanawe bafo y bomshaya mfati akashqyiwa 😢
Khohlwa khehla ngeke umshintshe lomachambhiya😂😂
Uyababa ntufuza angifunj ukungasho ❤
Hyaa Stufuza Syabonga kubakhuza ,ektheni umuntu wesmame akabethwa.
I love this girl,she knows her worth ❤
Kodwa nghlekiswelani Nkosi yami 🤣😅Stufuza uyavelelwa umsangano uyezwa I’m sure uhleka uze ukhale subuka 🤣
Ngyakbona stufuza uhleka makthiwa ubhuti unesgqoko esphashile😅awusho ke stufuza ugcobani Waze waglower grl ❤awunghlebele phela🙏😀😀
😂😂 this girl has no filter. She doesn't sugarcoat
Uhlekani stufuza dlangamandla ngikubhekile njalo 😂😂😂 Wena stufuza ngisa ukuzwa esakho istori ngelinye ilanga Mahle lamadolwakho
Yooo basani😂😂stufuza zama kubamba kuhleka 😂😂aiii alifakwa kulo gel
Muhle ustufuza Bafanabami iyooooo muhle umuntu womuntu🔥😍
Tjooo I can't stop laughing 😂😂😂 werc ndihlekiswa nangu Stufuza umane eziba ngentsini
😂😂uStufuza angaze avale umlomo ngesandla uyahleka nibomgada😊😊❤❤
This episode was fire🎉🎉🎉
Aibo siyeyisa lesi sidudla aibo😂😂😂😂 ngithanda sesikhuluma aikhona futhi ngathi sishayile kancane😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣ayi Mamlambo namanje ngathi usazidakelwe nje,likhulu yini incane vele
Basani wavele😂 wahleka politely so uStufuza madoda
Ngivele ngahleka nami
Akuhlangani lutho la, amanzi nowoyela qha😂😂 😂😂
Stufuza funa hleka 😂😂😂😂yazibamba
Zange ngihleke kanje 😂😂😂😂this girl made my day!
Buti❤I LOVE You My Darling ❤uzimisele ngo Sisi🎉 BUT Please get Advice and Counseling ❤ Sometimes is important to look at the Future as you said❤uGirl still wants to explore entertainment 😮 Focus on the Future and TIME ❤ God Bless you Buti❤ Beginning of Wisdom is to Fear GOD and abstain From The BAD things🎉 Just PRAY ❤️🙏🖐️
25:12 Stufuza shame ngiyakuzwela, le nto yakho yongahleki ma kuthi hleka, isezokugulisa. Buka manje ugquma ubuso axkiwe ngoba lo sisi ukhuluma into obungayi lindele, uthi "basani" 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂 ngeke ngilunge mina ukungahleki ngingaxoshwa ngifika
@@LungileCynthia-xj9kl 🤣
😂😂😂😂Usimele uMamlambo😂😂😂 Igama lamakhosikazi malibongwe
What a lovely storie🤣🤣🤣🤣 this girl they use her to wakeup someone's demons 🤣🤣🤣🤣
Eyi wena shimane sengceku.funa mfazi enkonzweni.uyekele sisi a enjoy life🤣🤣🤣🤣🤣
"bakukhulise kabi ke labo, uban lo wakukhulisa kanje" 🤣🤣🤣🤣🤣
Oh kodwa Stufuza ! kuyabanda ekhayaa soloko kwemnka wena 😂 awu Basani ❤
😂😂😂😂kdwa nizothula usitufuza uyafa yinsini😂😂
Mina ngabe sengihlekile la ngiwustufuza😂😂😂
Hai ngempela Malandela namuhla ningehlule. Uyancomeka umsebemzi wenu.🎉.ukwanda kwaliwa ngumthakathi
Ay istufuza ngeke Simi kahle isitho munuh🤭❤️😘
Stufuza Musa ukubamba hleka mbijana 😂😂😂 mina sengize ngyakhala ukuhleka😂😂😂
Hi.Stufuza.i.want.to.congrats.your.show.i.like.it
All.the.way.from.Mthatha.Eastern.Cape.big.up
Ugal uyaybaxa uybeka njengoba injalo indaba🤣🤣
Shiya lesidakwa , omuphi umuzi owakhiwa ngotshwala ngandle kobubotho, shiy......a.
Usho ukuthi sesi uzomuzwa kanjani unkulunkulu udakiwe😂😂
I lov this lady yhooo 😂😂😂😂😂uStufuza akasahleki maan.Isgqoko esphatshile
U fresh stufuzah❤ ....ey ipijana elingasokiwe 😂😂😂
Stufuza uyakwazu ukuzibamba mina ngingahleka ngize ngikhale😂😂😂
Mamlambo for President 😅
" ngzomuzwa kanjan uNkulunkulu ngdakiwe"😂😂😂😂😂😂😂
Hawu! kodwa mama ngizokushaya futhi hawu😂😂
Festive sibhizi kelime ngo love back 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂 hayiii bhudi tshiya uMa Mlambo ngeke ulunge
Andisayithandi nantsi ngane....stufuza uhlekani 🥰🥰🥰🥰🥰🤪🤪🤪🤪
Stufu stufu umuhle yhooooo❤❤❤
Kumele ushintshe phela Mama udakwe kahle uphuzele ekhaya 😂😂😂
Stufuza u such an adorable lady ❤🎉🎉🎉🎉
😂😂😂😂ingako ngikthanda ukuhlala namantombazane aphuzayo avehlekisa ayeyisa😂
Oh Nkosi yam ndiyamthanda uMamlambo ,uyazikhulumela njee akafihli kwanto
Yim lowo tyoooo sengphelile ukuhleka n I'm praying for her not to go back