SIKHIPHA IZIMFIHLO | Kwaqhuma iCondom kwabhidlika imizi | S1 - EP67
Вставка
- Опубліковано 11 бер 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo - Розваги
Uyindoda emadodeni ukuphumela obala kuhle mfethu😊
One thing I hate ngotshwala yile eyokuthi wenza izinto bese uthi ubudakiwe. At least wenza ubudoda ufuna ukondla ingane yakhe.
Wenze kahle bhuti ungalahli gazi lakho ❤
Yhoo kubuhlungu sisi sorry ndicela uyamkele ingane ayinatyala. Nkosi bhuti ngo thetha inyani
Stufuza umuhle kakhulu without that level of make up. Stay blessed 🖤
besekuphuthuma ngaleyo ndlela okokuthi bekungasa qaleki nge DNA bese usiya kumkakho sewusazi iqiniso ngomtwana, noma ufunuku tshela umkakho ngezinye indlela ukuthi uhamba uzipha uvulekile ngaphandle
MaThabethe wasekhaya waze wanomoya omuhle bakithi ❤❤❤
MaThabebethe is a really wife material soulwise, she's right to get angry.
@@zanethembapamani6417 yebo
Haaaawu madoda usis uthi akanankinga nengane umoya wakhe muhle nkosyam
Mfowethu iphutha liyenzeka kunoma ubani kanti uzehlisile angiboni kufanele ugxeke utshwala kulesimo sakho.Mina nje angiphuzi. Maybe change the strategy on who you drink with. Drinking at home is safe.🤝🤝🤝
Kwaze kwancono baba but ungaphinde😮
He's lying. He hit it raw. Akekho onendaba nokusebenzisa condom uma ephuzile🤞
Abantu besilisa bahlale benza amaphutha abathembekile ngoba bayahala lapha ngaphandle kungcina sekonakala izinto nami ginaley
😊
Ngyafisa ukwazi ukuthi ukube bekuwuMathabethe oveza ukuthi unengane ngaphandle ubuzomamukela yini yena umxolele kanjengoba ufuna yeba akuxolele,,ubopha ingane yabantu nge ring yomshado uybophela enkohlakalweni yokuyithela ngehlazo uyehlisa isthunzi kosisi basendaweni ukuthi bazi ukuthi uyindoda yenu hhay yakhe,,,isthunzi sakhe sobumama ngokuzethemba siphi uma wena othi uyindoda wenza lamahlazo,,ubukisa ngengane yabantu kosisi basendaweni,
Sis Lungsta mina ngithanda indlela ongenela ngayo making sure that usisi uyayi understenda God bless you for that
Mfo windoda big up on mens lyk u
Lobhuti uhlakaniphile❤ omunye ebengeke alenze leqiniso Kdw iyacika lento yokuphuza bese behlela ngezansi bese umuntu agabe ngokuthi ubedakiwe Abe esukela utshwala sanudlala nj ngejiki yindaba Thina lingasenzi njalo nisile qha Nina buyekeni coz buyanehlula dedelan Thina esbaziyo
Mfwethu kuhle lokhu okwenzile unkulunkulu akubusise ngikufisela impilo ende 👏👏
UNKULUNKULU akugcine Fanami akubusise njalo ngane yami ngokufuna ingane yakho uyondle 🎉
One nights stand inkinga😢😢
Ubhuti intombi yakhe yamtshela ukuthi ikhulelwe
Ngeke ayibeke ngendlela ezochitha umuzi wakhe
.
Umuntu ongathandani naye
Umazi kanjani ukuthi
wayengenasoka
Kwakuyintombi yakhe kufihlelwa
Umama usisi
umhleli entanyeni
Usefuna umntwana azi kubo
Bavumelana labantu ukufihla mabekhulelisana
Ndlela le anesiqiniseko ngayo
Wayengaqali ukumbona
etshwaleni
Babehlangana bejola
Befihlela umfazi
Bakhohlwa icondom bedakiwe ngoba babeyi ntombi nesoka
Umuntu wakhe oseduze endaweni
Wayembheka njengo muntu wakhe
Ukuthi akambhanqi nomunye
Akukho mfana obhekana namantombazane esendaweni
Aqomile noma cha
Stufuza wami ❤
Stufuza sthandwa sam ❤️
Stufuz'esihle❤ ngiyafisa ukuthi ngelinye ilanga nibosipha I report back,njengalo loludaba Luka bafo uma selulandelekile nathi syafisa ukwazi I DNA izobuya isithini......sbonge Mamah❤
Phola sisi wam ma Thabethe yamukela isimo❤❤❤
Kodwa kaNina ukhona njani izinkinga ezingaka ozizwa usuku nosuku😂😂
Poor wife😢
Ngithanda indlela ayiqala ngayo call u baba ❤😅😊 uthando lukhona lapha
Nomake singamgxeka lobhuti amadoda ayashaya nje adlul sthole sithule sijola kungasomyeni Lendoda iqotho iyawuqoqa umndeni way futhik ingane ayinacala
Kwaze kwanzima Jesu
Ngithukuthele ngigane unwabu ncoooh bakithi sorry cthandwa ngiyayazi leyo pain cc ❤
Hhay bekuyi smack down uthando lwama hhashi
Kwaze kwanzima
Sudlile yin mama😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Yazini
Umfazi ugane unwabu mayeeee😮
Naningaqali ukulala no cc n ayokho condom eyaqhuma wamshaya skoon ,nanokuth if kwabanjalo kwakumele zame ama morning after wena wenza ngamabom nje...
Kodwa ke ngiti take it as a loan
Bangakhi abasazoza ngoba awukayeki utywala.
Uma kuyngane yakhe why uZandile athula wangamtshelu bhuti ngokukhulelwa kwakhe?
Niqewa izphuzo mfowa iyenzeka leyo nakithi embo zikhona izngane ezizaleke kanjalo amanzi amancane lawo
If bengajoli uSis y engamtshelanga ubuthi ukuthi ukhulelwe from i one night stand .Ngendlela ekwenzeke ngayo ngathi benganyo naye isure uSis...
Abantu Bayayazi ingani khona Lapha endaweni ukuthi yakwabani, net u Wifey akazi
Kwaquma icondom kwamosheka
Ngabe ngu Nkskazi iwnder bozo understanda nah ,hayi amadoda..
Kubuhlungu kodw😢😢😢😢
Cola ntombi iznto ezinhle kuyenzeka ngoba siyaxolisa mxolele ingabe naleyontombazane yayingasho ngani uma uyazi ukuthi wayengekho umuntu eyayithandana nayo heyi engathi nakuyona akuhambi kahle
Xola mama ,ungabheki abantu ukuthi bazothin qoqa okungokwakho ingane isikhona u nid no DNA...cctnx bro for admitting .
Stufuza❤
Waze wamsekela lobhuti se uze upholile aThabede
Bengizoythatha leyongane..igazi lakwami futhi ayunacala
Imfihlo engaka hhhayi kunzima
Wabaleka ukondla wena😢
😂😂😂😂😂utshwala😅
Eyani DNA ngoba uthe umtwana ufana naye and uthe locc kade engana muntu,,, kuningi kulobhuti nje
You call her at work, you tell such a horrible thing, you ask for forgiveness, at the same tell her there is nothing you can do, what type of things are done here?
Eziny izinto ziyadinga uhlale phansi nowakwakho...not indaba ya publick
Yeyi kwaku nzima kwaqhuma I CODOM mfowethu
Kkkkkk yaquma icondom
CoDom😢
Xola koti ziwadla amabele beqaphile abafana emasimini nenja ibambela umniniyo
Voice yalomakoti ngathi eka Nokubonga wakuMkhokha
Umbalekile uZandile. Sowuyavela after 7 years, ubuya sowuza neDNA? Nfapha uMathabethe naye usemsebenzini naye uyomvisa ubuhlungu. Wena wenza pain kubafazi ababini?
Ama-comment wenu babukeli😂😂😂😂😂
😅😅😅😅😅
Utsi u Zandile abenganayo isoka wazi ngani bafo
Zange ibekhona ikhona icondom,kodwa manje kukhandwa indlela yokuthi ingane ikwazi ukubuya ekhaya kwaphela,umuntu me ekuthanda kumele akubekezelele njalo bafazi yekani imimoya ephezulu
Do DNA first.
Le ayithusi every husband has a hidden child out there ukuzihlanyisa akusiz
Eyani DNA kweyakho ingane
Hey inkinga le
mfazi ngempela mathabethe ingane ayinacala dealer naye lo wakho mnyeni futhi kuzodlula ngoba nje uqungile washo dlula ntombi kunokuzw ngabNtu
NanisukakwaSbu nina 1:50 😂😅
Utywala sebuyinto yokusithela ebantwini
Lendoda ayinaso isisoka iyidliwa
Engabe yaqhuma noma ayisetshenziswanga ????
Yayikhona koda yona nje eduzane futhi wayithengaphi i condom eqhuma easy nje koda isebenziswa ngendlela e right
Umbuza ukuth usedlile yn😂😂🚶🚶
Hayi mfowethu u Rong Wena ungabaleka ingane yakho incana ngoku uyibona ukhula
With or without utshwala iphutha iphutha let's not blame alcohol as if iyona esenzisa amaphutha yonke into isengqnondweni
ukhuluma iqniso kuyafuneka dankie bhuti
the condom story is all fake
Uma kwaqhuma Condom kushuthi vele lobhuti wayephuze imbiza yokuthola umntwana😂😂
Ay bo DNA eyani manje ngoba uthi ingane eyakho yabona ukuthi lo cc uzomhlukumeza kakhulu umlahlile emithi manje funana no D N A akuzwa kahle mina
Akukho condom yaqhuma awuyfakanga nhlobo futhi bhuti ukhohlakele uhamba ubhabhabala nje yooo uyanyanyisa
Ayi skoonist i condom wabona ukuthi izokubambezela ukhumbule wawuphuzile usujahe i snowball yimbi ke into owayenza kade wawuyibona ingane ukuthi ifana nawe kodwa ungayondli
Uguqile ubhuti muxolele, umuntuwakhe. Hheyi thina madoda lento ye-lust icishe isehlule if singakayiqhapheli kahle.
Wafela ngaphakathi ngoba ungenawo amandla okondla u cc yena wayenawo amandla ubunja lobu obushoyo usufuna amaDNA ufuna ingane ibuye thatha ingane nonina uyadelela nje wena
Mfethu wathola umfazi okwaz ukumukela ingane yomunye muntu umfazi lowo