Dr Mabalengwe Ntombela ugeqe amagula ethi akaxabene no Dr Khehlelezi ubemqondisa njengengane😱

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 17 жов 2024
  • Angixabene noMzo futh soze, into nje bengimqondisa njengengane. Ngyabonga kubo bonke ozakwethu abasukumele loludaba nd kmele nazi ukuthi akaze ngiPost leyaVideo but angazi yaputshuka kanjani so ngsazodelaer nabo...
    3 nd 4 March i will be at Johannesburg Jules (Malvern) 11 Street House No4
    5 March i will be at Withbank kwaGuqa near to KG Mall extention 14 ezinambeni (Nkomo Street)
    6 March i will be at Mpumalanga but at Dagaskraal eMabamini

КОМЕНТАРІ • 104

  • @sthabisozwane1817
    @sthabisozwane1817 2 роки тому +11

    Ay kodwa professor nani nibiza ibhadi manje! 🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️
    For me it’s more like not even about helping, but it’s about business klento yobunyanga ngeke haaaa.🙆🏾‍♂️🙆🏾‍♂️😳
    Syabonga ngokuxola nezikulumo ezintle, ukukhula sikubona lapho.💯🙏🏾

  • @cynthiamlotshwa1062
    @cynthiamlotshwa1062 2 роки тому +12

    Angibon u Dr khehlelezi ekuthumela inkabi mdala iqiniso libalulekile

  • @SceloMsweli
    @SceloMsweli 4 місяці тому

    Iqiniso lincane futhi libukeka lidelelekile kodwa okumnandi ngalo ukuthi liphelele amanga engabukeka sengathi makhulu ngenxa yomsindo but ekugcineni ayabambeka livele iqiniso akukhathaleki emuvake skhathi esngakanani syabonga ukwaziswa iqiniso nguwe Dr Mabalengwe

  • @mdasylvia5422
    @mdasylvia5422 2 роки тому

    Amen mkhulu uMveliqhangi abadala namathongo bakuvikele bakubusise bakwandisele insuku zokuphila size sibenamandla wokufinyelelwa kuwena mkhulu sonke sithole usizo ngalamandla obusiswe ngawo
    Inkosi ikuphe njalo ukuthoba amadla nesibindi nokuhlakanipha
    Hamba ngalamandla onawo ""
    Kusenolayini omude wabantu emhlabeni odinga usiza lwakho. Jehova ngeke avume ngawe Ameniii

  • @bonganiamogelang1805
    @bonganiamogelang1805 2 роки тому +5

    Nikiniki doooooooh!!!!💪💪🔥🔥🔥 dokotela omdala ekulapheni👏👏

  • @mxolisikhumalo6347
    @mxolisikhumalo6347 2 роки тому +3

    Siyabonga ngokuzehlisa umdala uxolise ku dr khehlelezi syathokoza mkhulu syakuthanda futhi sihlale sinawe njalo

  • @fathercityfathercity3624
    @fathercityfathercity3624 2 роки тому +5

    Babu Dokotela siyabonga 🙏Babu Ntombela nguwe Ndumandumane eyaduma kuqala wanika abanye udumo

  • @pinkyngobese9056
    @pinkyngobese9056 2 роки тому +8

    Dr ngiyabingelela ngicela ukumbuza Thina esingena Mali asikwazi ukumibona ngoba ngiyabiza manje akusekhona usiza abantu sekuyi business

  • @muzinxumalo2575
    @muzinxumalo2575 2 роки тому +2

    Labantu enibiza odokotela bafunda kuyiphi I univesithi?

  • @thandazilepretty7844
    @thandazilepretty7844 2 роки тому +5

    Siyathokoza khehla kulawo mazwi ningalokhu nilalela thina siniqhatha ngoba yithi esingelutho esibasa mlilo ushe more enzani umsebenzi weDlozi okuyiwona owanenza nize nidume ngithi nje zihlonipheni nihloniphe nomsebenzi wedlozi Siyathokoza maHlobo kuleyo ndawo kwakufanele nixoxe aside if uyikhulisa ingane ayi esidlangalaleni mkhulu ukhulu njalo unkulunkulu akwandisele insuku zokuphila mkhulu ngikuthanda njengemali mkhulu nobabili no Dr khehlelezi nginithanda ngothando luka love maKhehla ami Phambile ngani noyi 2

  • @sylviathihira6638
    @sylviathihira6638 2 роки тому

    Shaya mkhulu big up thokoza Mkhulu😎

  • @4tenmuzician527
    @4tenmuzician527 2 роки тому +4

    Kod bab wath ukhehlelezi urobha bant but nawe uyabiza 2 lent yokuth uthi awxaben naye kod bes ulokh ugudla uthi yena lowo munt waklethel inkabi aw kod mdal cha min nje lent yenyang ngyayek niyabiza bo hau anisizi abant nin haa

    • @papas28mjoli
      @papas28mjoli 2 роки тому

      Uyithini le yokuthi azikho izigubhu zika six million.

  • @tkztk5273
    @tkztk5273 2 роки тому

    Ubungakhulumanga kahle muthi mfana kumuntu oshadile onezingane kodwa syabonga ayiphele impi siyanithanda zindumandumane zethu .. syabonga mkhulu

  • @bhekanintshakala7997
    @bhekanintshakala7997 2 роки тому

    Ndawue thokoza mkhulu mabalengwe amen 🙏 🙌 👏 ngonyama

  • @chevytahoe9913
    @chevytahoe9913 2 роки тому +4

    Wakhuluma kahle Mkhulu, siyabonga

  • @lizwingwane9091
    @lizwingwane9091 2 роки тому +12

    Lento iqale ngokonakala mhla kuthathwa isintu sifakwa kwi platform ezinje. Ndiqale ngento ye social media. Iinyangi nezangoma bezidume ngabantu ababe ncedeka kubo Kudala not lento ye advertising. Yekani umosha into entle nijike nithi we have to elevate to new things izinto ze Africa zohlala ziyimfihlakalo naphakade. Ithongo linamandla and alithandi dumo... Kwalento kuthwa "Ndumandumane eyaduma ezizweni" yintoni leyo.

  • @patricksebele8366
    @patricksebele8366 2 роки тому

    ✌️✌️✌️✅ sawubona mkhulu 🔥 asbonge ABELAPHI mabe bambene👏.

  • @mapumulopampamela
    @mapumulopampamela 2 роки тому +2

    Ai lihle iqiniso cha muhle lobaba ❤️ yoooh angizwa ukt uthini ngilokhu ngubuka nje yena ..

    • @proudlysa774
      @proudlysa774 2 роки тому +2

      Siyokuganisa ke Pam 🤣🤣🤣

    • @mapumulopampamela
      @mapumulopampamela 2 роки тому +1

      @@proudlysa774 😂😂😂 I'm the only one who see that's mabalengwe muhle noma yimi onenkinga 🤣🤣🤣

    • @proudlysa774
      @proudlysa774 2 роки тому +1

      @@mapumulopampamela usuqomile nje cc 🤣🤣🤣
      Ziyawushaya

    • @mabuyijudith4143
      @mabuyijudith4143 2 роки тому +1

      @@mapumulopampamela lol muhle ngempela umkhulu thokoza mkhulu

    • @mapumulopampamela
      @mapumulopampamela 2 роки тому

      @@proudlysa774 LoL eyi sengifisa ukumbona nje ngamehlo enyama 😍😍😍😍

  • @zolekastokwe7918
    @zolekastokwe7918 2 роки тому +3

    Baba hai ndisebenzisile into zakho kwasho kwavuleka into zam nikiniki dooooo!!

  • @sinethembangcayi6710
    @sinethembangcayi6710 2 роки тому +1

    Baba uMabalengwe vele siyabonga thina

  • @lelambonde182
    @lelambonde182 2 роки тому

    Baba ndicela uze western cape (knysna) plz indawo ikhona for wena baba plz

  • @neliswalande8829
    @neliswalande8829 2 роки тому

    Kutheni ungaza Cape Town?

  • @moeletsimofolo-go9et
    @moeletsimofolo-go9et Рік тому

    Makhulu Nam ngiyakubuka Lana plus ngiya fisa ukufika kuwee ngendlela ekunzima ngayo emhlabeni

  • @simphiwenkosi6759
    @simphiwenkosi6759 2 роки тому

    Nginikhonzile mkhulu 💯 🙏 kuyangivuselela ukunilandela. Kahle amazwi enu baba

  • @ayandamchunu7146
    @ayandamchunu7146 2 роки тому

    Awsho we Mabalengwe uzuthole izsini eyngak walnyazwa yin

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase1314 2 роки тому +1

    Wena Mkhulu uburyt if umtshela lomuntu ukuthi akamusa ukuxhaphaza abantu elokhu eqamba amanga la

  • @hushpuppy966
    @hushpuppy966 2 роки тому

    celi i adress ye jeepe malvern pliz

  • @lindolindo6733
    @lindolindo6733 2 роки тому

    Dokotela Kade sahlupheka cela phela Nathi usenze sobe abantu emhlabeni

  • @phililemtetwa6145
    @phililemtetwa6145 2 роки тому

    Hawu kanti ungakithi Empangeni

  • @ncumisawendy4247
    @ncumisawendy4247 2 роки тому +7

    Mkhulu mna ndifuna mali am very tired nge hlupheko 😭😭😭😭😭😭😭

  • @nkululekomnotho3695
    @nkululekomnotho3695 2 роки тому

    Sibonge khehla ubumbano nozwano lubalulekile
    Ningadlalike ngabantu ngoba unkulunkulu uyonishaya akafuni lutho ngabantu bakhe

  • @sifisogmabuzalongalandvuli2498
    @sifisogmabuzalongalandvuli2498 2 роки тому

    Finally sekuyabongeka nasubindza lomsindvo

  • @bongasomtyhalibongasomtyha7588
    @bongasomtyhalibongasomtyha7588 2 роки тому

    Then cape Town uza nin

  • @mzukulukadezingana9426
    @mzukulukadezingana9426 2 роки тому

    hayi kungcono niyilungise kodwa ungaphinde umkwekwe u khehlezi umqonde ngqo ngoba senisivezelz imfihlo zemoto nezinye, hayi kodwa ke kungco umntu ungamkwesi umqonde ngqooo,njengoba ukhehlelrezi ekuqonde ngqo mhlawumbi ngeyingekho yonke lento. khulani ne ye 6 million yiyona evuse umnyele kulendoda umzo. kungcono ke senilungisile,futhi ubudoda abukhulelwa mna nje ndibone uMZO ukhumbise ubudoda wakuqonda ngqo njee ngendoda. siyabonga

  • @samuelwilly3955
    @samuelwilly3955 2 роки тому

    Dokotela ngiyabonga ngemfundiso osipha yona

  • @slomonxumalo752
    @slomonxumalo752 2 роки тому +2

    Mabalengwe ayikho indaba yakho wena mxm

  • @ntombib8209
    @ntombib8209 2 роки тому +3

    Ayikho leyonto

  • @nosisahappiness3588
    @nosisahappiness3588 2 роки тому

    Mna mkhulu ndifuna imali intlupheko
    Ngikhathele

  • @nkosinathityrock7874
    @nkosinathityrock7874 2 роки тому +1

    Syabong mkhul unkulunkul akugcin size sifik nathi esandlel sakh

  • @phumlanimasuku8242
    @phumlanimasuku8242 2 роки тому +1

    Nikiniki door ngibuka wena ngicela ucelele mina emakhosini ungizame nakhu ngingatholi ngisho i tender ngikhokha kuphela ukuthi ibe activated😢😢😢.

    • @kimbrohlindo7602
      @kimbrohlindo7602 2 роки тому

      Awungizame nami Nhlane kungeneka kanjani kumatender?

  • @giftsiyethemba2607
    @giftsiyethemba2607 2 роки тому

    Scela fike nase Pietermaritzburg mkhulu

  • @sharingfamspace3156
    @sharingfamspace3156 2 роки тому

    Iqiniso nje niyadlala ngabantu nge manga manga business.but let me tool

  • @bhekumzijekwa803
    @bhekumzijekwa803 2 роки тому

    Yibambeni kanjalo ke Bab Ntombela izinyanga zezwe lethu zihlangane zilaphe abantu ziyekele ukuxabana zodwa

  • @maphindisinethembandlovu418
    @maphindisinethembandlovu418 2 роки тому

    Khehle lami kuhle makunjalo bayeke Abantu bahlezi bekhuluma

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 2 роки тому

    Maye Jehova R10.000 🏇🏇🏇🏇

  • @zuzilenomonde1100
    @zuzilenomonde1100 2 роки тому

    Ngicela ukubuza utholakala kanjani umkhulu

  • @bolovamjita289
    @bolovamjita289 2 роки тому +2

    Ay njayami ngigcwele ngawe Mkhulu itshele ingane vele Khehlelezi ngyabonga mkhulu

  • @melikhayasimelane6906
    @melikhayasimelane6906 2 роки тому

    Enkosi tata

  • @GmultiStudio
    @GmultiStudio 2 роки тому +1

    BESEKHOHLIWE EKHAYA😂

  • @ntombelangiphile8508
    @ntombelangiphile8508 2 роки тому +1

    Mpangazitha Mkhulu

  • @ndosomkhulu3280
    @ndosomkhulu3280 2 роки тому

    Yinhle into eniyenzayo mkhulu nizinyanga asibonge ukubuyisana nokulalelana kwenu dokotela

  • @GcinohCele
    @GcinohCele 2 роки тому +2

    Cha ndoda iba neqisino, niya mumonazela lomnfana omncane. Umuntu akalaphe abantu bakhe niyeke umona

  • @reggymthokozisi6680
    @reggymthokozisi6680 Рік тому

    R1000 hau mkhulu niyalwa kodwa amandla awekho

  • @NoziphoNtombela-bx5yt
    @NoziphoNtombela-bx5yt Рік тому

    Mahlobo

  • @thabisomyende2359
    @thabisomyende2359 2 роки тому

    Inking yakho unomona we khehla 🤔🤔🤔

  • @khombishozi8367
    @khombishozi8367 2 роки тому

    Ngcela kbuza mangino R2000 ngeke ngilthole usizo kwezemali?

    • @GcinohCele
      @GcinohCele 2 роки тому

      😂😂😂😂😂Ngeke, ngathi kushawa umhlahlo ka10k

    • @khombishozi8367
      @khombishozi8367 2 роки тому

      @@GcinohCele lol😂😂

    • @papas28mjoli
      @papas28mjoli 2 роки тому

      Khohlwa kuya ama minister lana.

  • @muziwendodamthembu4476
    @muziwendodamthembu4476 2 роки тому

    Nikiniki dooooooooooo ✊

  • @PistiNgema-kk7jh
    @PistiNgema-kk7jh 6 місяців тому

    Mkhulu

  • @sandamahlubi4347
    @sandamahlubi4347 2 роки тому +1

    Kungabe ngiyibona ngedwa lento esesphogweni kuMabalengwe?

  • @octaviaolpa219
    @octaviaolpa219 2 роки тому

    Ndokotela sicela uze e Piet Retief mkhondo

  • @khombishozi8367
    @khombishozi8367 2 роки тому

    Nikinikiiiiiii!!!!

  • @mjozana5455
    @mjozana5455 2 роки тому +1

    Nikinikinikiniki

  • @freedomfreedom2464
    @freedomfreedom2464 2 роки тому

    Mkhulu ngfuna ukukbona kyaphuthuma

  • @wonderqman5594
    @wonderqman5594 2 роки тому

    akayona ingane mzoh uwena nje baba okumele unake okwakho

  • @bongumusamanganga743
    @bongumusamanganga743 2 роки тому +1

    Ukukubona 1000 olingahambisani nokuhlola or ukihlola kukulo iR1000

  • @kandiyezandabuleladlozilam2507
    @kandiyezandabuleladlozilam2507 2 роки тому +1

    Camagu

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 2 роки тому

    Mahlobo🙌🙏

  • @PhumlaMakeleni
    @PhumlaMakeleni 10 місяців тому

    Thokoza mkhulu

  • @thabisandlela838
    @thabisandlela838 2 роки тому

    Yibuthakathi lobo yekan lento eniyenzayo ngiyanikhuza nina yekan lento yenu nifuna imali lingayisebenzanga cha lemali siyithola nzima

  • @thabisomyende2359
    @thabisomyende2359 2 роки тому

    Unomona wen mkhaba

  • @velaniclive1787
    @velaniclive1787 2 роки тому

    Mhlamhlo wa R10.000 aybo

  • @thabisandlela838
    @thabisandlela838 2 роки тому

    10 thousand rand ulahlekelwe ngumqondo lowo uzothi uvele uyi10 thousand kwawena ngokwakho yiscam leso ngith bathethelele jehova akakwaz akwenzayo

  • @brucemukwena5464
    @brucemukwena5464 2 роки тому +1

    Yooooooh ayi ngeke 1p thousand umhlahlo ayi lezi nyanga mxxxxxx amasimba lawa fuk Mali engak phooooo

    • @papas28mjoli
      @papas28mjoli 2 роки тому

      Hayi bayayigaya futhi. Mhlampe kuya ama minister hayi thina bantu abayizihlupheki

  • @lungisameje2046
    @lungisameje2046 2 роки тому

    8

  • @mzwandilemahlangu4143
    @mzwandilemahlangu4143 2 роки тому

    Ugxeka iygubhu zikaKhehlelez uthi zyabiza ube ungenamahloni wena uhlola ngo10k, ubhukhwa ngotawzen...wena mabalengwe usile😂😂😂

  • @kankunzimalanga2318
    @kankunzimalanga2318 2 роки тому

    Lofuna amabhodi kwabanye liphi eliya kwakhe anyway lento ye youtube ibuye idide

    • @tandiwekeswa9798
      @tandiwekeswa9798 2 роки тому

      angikaz ngihlek kanj 😁😁😁😅😅😅😅😅😅

  • @thabisandlela838
    @thabisandlela838 2 роки тому

    Nisebenza ukuthatha imali zabantu ngizwa ngisesaba ngithi baqalekisiwe impela ngeke nilibone izulu niyosha esihogwen nivula amaoffice ngokuscammer ngiyanivuma

  • @mxolisipoyo1308
    @mxolisipoyo1308 2 роки тому

    Dont justify nonsense.lapha wena heha abalandeli

  • @thabisomyende2359
    @thabisomyende2359 2 роки тому

    Inking yakho unomona we khehla 🤔🤔🤔