REV GUMEDE EKHENANI 2023

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 24 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 45

  • @muzieymabaso7579
    @muzieymabaso7579 Рік тому +15

    If you weren't uMnazaretha of eBuhleni kahle kahle what would you be? Inkonzo enhle yothando nomusa lo oya ngokunyamalala Kuma NAZARETHA iqiniso leli elikhulunywa umfundisi we Nkosi baningi vele abantu ohlangana naye uze wethuke ngokwe facial expressions ye Nazaretha you may even think maybe uaymsukela akalona I Nazaretha angyaz lento ingapheliswa kanjani iyanda n imbi sengathi UNKULUNKULU wethu angasisiza asiphe ukuthandana singama Nazaretha, abanye bethu bayeke ukukhuluma kabi ngezinye izinkolo, UTHINGO lwathi ngomunye unyaka uyedwa umahluleli, uma usuqedile ukuhlulela, nawe uzakwahlulelwa, Asibonge amazwi wokwakha Amen🙏

  • @user-gm1bs7nl6f
    @user-gm1bs7nl6f 3 місяці тому

    Washaya Mfoka lashwula nezi nabakholwa ka khulu inhiziyo zazi phuma ngo mlomo la 🎉🎉

  • @dumsanindwandwe411
    @dumsanindwandwe411 Рік тому +4

    Awww bakithy siyabonga Dlakadla omkhulu uNkulunkulu eze ekubusiwe bengazi ukuthi sizotakulwa nguwe bhuti.....sicela usiphe neka Rev Mvubu uma uNgakhona mtaka Nhliziyo

  • @nonkululekobhengu2540
    @nonkululekobhengu2540 Рік тому +11

    Awkodwa Dlakadla mina ngaba yini ngaphandle kwenkonzo zakho ezimnandi ngthembe wena kuze kphele mhlangano once again thank you

  • @bhekamncwabe2987
    @bhekamncwabe2987 Рік тому +1

    Ngampela uShembe uvela ezulwini, izindlela zakhe aziqedwa zokuthanda umuntu, syabonga Jehova Nyazilwezulu, kusilandela bafundisi bakho, sivule ngabo nkonzo yeSabatha lokuqala eKhenana

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Рік тому +1

    LoBaba Washumayela Ngaphenduka Ngisayingane Baba Mfundise Gumede

  • @zinhle_8862
    @zinhle_8862 Рік тому +2

    Amen 🙏
    Ngaze ngabusise ukuzwa iNkonzo yePhasika . Wangithatha wangibeka eNtabeni eying Ngcwele Ekhenana.

  • @georgengcobo6028
    @georgengcobo6028 Рік тому +2

    Mmmmhhh, Indlu yomusa, siyabonga Nyazi Lwezulu ngendlu yomusa. Siphe baba nathi izinhliziyo zokuthethelela. Ameen.

  • @nokuthulankomo7271
    @nokuthulankomo7271 Рік тому +2

    Siyabonga mfundisi amazwi amnandi kangaka nezelulelkho zakho nkosi amen amen 🙏 🙏

  • @khonzinkosimkhize1565
    @khonzinkosimkhize1565 Рік тому +3

    Amen.
    Scela nekaMvubu🙏

  • @shortbase7404
    @shortbase7404 Рік тому

    Amen

  • @lindiwethembile7739
    @lindiwethembile7739 Рік тому

    Ey ngoba akekho ongenayo indaba yakhe ngo Shembe hhay ku ngasho na i langa Shembe uze u ngikhumbule umndeni wami ngelinye ilanga ububone ubu Nazaretha amen

  • @sthembisocele9153
    @sthembisocele9153 Рік тому +1

    Syabonga kakhuulu inkonzo emnandi kababa umfundisi uQwabe,manazaretha amahle sengathi unkulunkulu enganisiza niyeke inzondo,amagqubu nokwahlulela nomangabe umuntu wake wona kanjani mxoleleni ezinhliziyweni zenu uma esexolelwe nguShembe ngoba iningi lethu liyathanda ukwehlulela abantu ngokona kwabo uthi umbuzo wena ungenaphi uyazini ukuthi ukhulumani umuntu nonkulunkulu wakhe uma esethandaza munye umahluleli ujehova kuphela kwasho inkosi uthingo lwenkisazana lwathi ungunamba weni wena osuzenza ungcwelengcwele na.

  • @phakamanimanqele1649
    @phakamanimanqele1649 Рік тому +2

    Syabonga dlakadla mnewethu ungaphelamandla ukusipha lezikonzo

  • @siphiwomcineka7963
    @siphiwomcineka7963 Рік тому

    Ayyy ibinzima lenkonzo...
    Ushaye kwabola u Rev gumede 🙌💥💥💥💥

  • @user-gm1bs7nl6f
    @user-gm1bs7nl6f Місяць тому

    🎉🎉

  • @velsbiyela7459
    @velsbiyela7459 Рік тому

    SIYABONGA BABA DLAKADLA NGEZINKONZO ZASEZULWINI SICELA UNKULUNKULU AKWANDISELE IMIHLA YOKUPHILA.
    NOMA BESINGAMENYWANGA KODWA USUSIMAYIYISILE OKWASE- OKWASEZULWINI SIYABONGA 🙏

  • @sthembisongcobo275
    @sthembisongcobo275 Рік тому +2

    Mmmmm Thixo! Syabonga

  • @tholyndlovu9912
    @tholyndlovu9912 Рік тому

    Aaaamen Nkosi YaMakhosi, uze usikhumbule Nyazilwezulu 🙏🙏🙏❤️

  • @velsbiyela7459
    @velsbiyela7459 Рік тому

    NKOSI YAMAKHOSI NYAZILWEZULU MANGITHELE IZITHELO EZITHANDWA NGUWE,🙏

  • @mkhonza1996
    @mkhonza1996 Рік тому +1

    Ngizwe izinyembezi zehla kimi..ey shembe sibonga izindlu zomusa..

  • @hlubilomuhle9156
    @hlubilomuhle9156 9 місяців тому

    ❤wow lobaba

  • @thokozilesibiya202
    @thokozilesibiya202 Рік тому

    Yaze yajula inkonzo, siyabonga umusa wakho Nkosi phezu kwethu. Olwethu Unyazi 🙏🏾
    Siyabonga admin waze wasenza sazizwa ngathi nathi sikhona phakathi kwabangcwele inkosi ikbusise.

  • @mhloniphenithusi3203
    @mhloniphenithusi3203 Рік тому

    syabonga bab'Dlakadla kakhulu ngenkonzo. ibmnandi nkonzo kabab'Mnguni.

  • @buhlecebekhulu
    @buhlecebekhulu Рік тому

    Wakhuluma mfundisi siyabonga amazwi amnandi engathi kungangena kimi okushoyo

  • @mcabangelenimbathaemsinga4070
    @mcabangelenimbathaemsinga4070 Рік тому +3

    Dlakadla syabonga awukaze wasichomela uhlezi usipha okuphelele

  • @sihlemabanga7419
    @sihlemabanga7419 Рік тому +1

    UNyazilweZulu lukubusise Dlakadla ngezinkonzo osipha zona,

  • @mondlingema9783
    @mondlingema9783 Рік тому

    Yaze yamnandi inkonzo, uShembe aze asikhumbule singabantwana bakhe

  • @lehmajozi5279
    @lehmajozi5279 Рік тому

    Yamnandi inkonzo ka mfundisi u Gumede.

  • @BuselaphiMthalane-gw4wm
    @BuselaphiMthalane-gw4wm Рік тому +1

    Soccer sports

  • @samkelokhumalo6879
    @samkelokhumalo6879 Рік тому

    ngaygcina nin inkonzo enomunyu kangaka engfikisela ngezimyembezi

  • @thathezakheericus9047
    @thathezakheericus9047 Рік тому +1

    Mmm Ameen ay Shembe

  • @mthembenimthethwa5965
    @mthembenimthethwa5965 Рік тому

    Eyi lenkonzo kwathi angiqale ngyikhethe inkosi futhi

  • @sbonelosilangwe5553
    @sbonelosilangwe5553 Рік тому +2

    Ey anilali

  • @fanozinxumalo925
    @fanozinxumalo925 Рік тому

    Shembe unkulunkulu emhlaneni nasezulweni

  • @nokuthulanontobeko3503
    @nokuthulanontobeko3503 Рік тому +1

    EY indaba yeSthebe mmmmmmh

  • @celumusacelumusa6767
    @celumusacelumusa6767 Рік тому

    Syabonga kodwa ngathi iqale phakathi bhuti

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 Рік тому

    Ameeen baba wam 💯🙏🙌

  • @thembaedward6289
    @thembaedward6289 Рік тому

    #Aaameeen

  • @thembinkosimfekayi9890
    @thembinkosimfekayi9890 Рік тому

    leli Twmpel liyagcwala manje

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 Рік тому

    Asibe bunene sithandane sisizane

  • @vusiphewa1473
    @vusiphewa1473 Рік тому

    Syabonga baba amazwi mahle kakhulu