@@talentngema5106 your life to God is very precious. Don't live ur life anyhow. Where are going to go when u die? Choose Jesus while usaphila to secure eternal life.Jesus died for u
@@siphelelemzikhona5313 uJesu Chrestu unothando uyakuthanda nawe kudingeka nje wena umamukele ngokucela akuxolele izono zakho bese uyavuma ukuthi uyena yedwa inkosi. God loves you so much that wathumela indodana yakhe ezelwe yodwa kuba izofela izono zakho
@@Matthew6thirty3ave kuyini enithi ingane encane imsulwa ayinacala ayinasono? izono ezivelaphi ke ngingakozalwa? even my great great grandparents babengakozalwa kwabona.🤷🏽♂️
@@nhlakakhomo64418 u see impilo uma unoJesu is a life of fulfillment. U get ukuthula ngaphakathi, he cuts off generational curses. U live life without reproach.
Syabonga baba Dlakadla mkhulu umsebenzi eniwenzayo ukudlulisa izwi likaShembe iNkosi ikbusise🙏
Ay kodwa ikhona indaba kaShembe kubaba Mdluli❤️❤️🥰
Siyabonga sicela ufake eziningi inkonzo zika Rev Mdluli please 🙏🙏 🙏
Siyabonga baba Mva Mndluli izintshumayelo zakho zingipha inhliziyo nokthanda nethemba njengoba ngingumlandeli woNyazi. Iynkinga engibhekane nazo ngintombazane, kodwa inhliziyo yami isanethemba ukuthi uNyazi luzongikhumbula iskhathi masesfikile amen. Uyangazi Nyazi lwezulu ngiwubumba lwakho
Siyabonga Dlakadla mfowethu uShembe akubusise ngenkonzo
👋
uShembe maNazaretha uyinto engaziwa ukuthi ingabizwa ngani, yiNqanawe lesikuyo bakhonzi boNyazi🙏
The only channel engangiphoxi, syabonga Dlakadla
Yabona Mfu Mdluli uvele akbeke enkonzwen❤
uJesu kuphela inkosi nomsindisi
Ave uphuphile slima😢ukube bumazi uJesu noShembe ngabe uyamazi
Kumnandi ukuzwa impendulo yakho,sawubona nawe. Unkulunkulu wathumela indodana yakhe enguJesu Chrestu ukuba izofela abantu emhlabeni. Uma ukholwa ngenhliziyo yakho ukuthi uJesu uyinkosi nokuthi uvume ngomlomo wakho ukuthi wafela izono zakho uzosindiswa. Akekho onensindiso ngaphandle kwaJesu Chrestu
Usindisa ekuphi lowo Jesu uphuphile wasala kwi covid kmele ngabe yakthatha covid wisilima ukhuluma ngo Jesu ongamazi ongakaze futhi akusindise wisilima esiphindiwe wena
@@talentngema5106 uma ukholwa ngenhliziyo yakho ukuthi uJesu Chrestu wafa wavuka ngosuku lwesithathu wanyukela kubaba ezulwini uvume ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyinkosi uzosindiswa.
Kodwa Rev Mdluli umenza umuntu aphelele kube ngathi wayekhona mawubeka indaba kaShembe uJehova asilondele wena bakithi likhona idata lenkonzo la ha
Mrev woNyazi ngiyavuseleleka ngezintshumayelo zakho, zijulile, uJehova akukhumbule. Mary Mthembu
Siyabonga baba nyazi lwezulu inkonzo esiyiphiwa ngu mfundisi wakho umkhulu Dlakadla uyesabeka ngiyabonga ukukethwa nguwe. Amen 🙏 🙏
Mmmm siyabonga bafundisi benkosi,AI nisibuyisa ezonweni mfundisi Mdluli and mfundisi Mbeje🙏🙏🙏
Ushembe lowo lowo okukhulunywangaye nangu uyageza ebathroom ushembe unemikhuba
Yimina usbusiso enikhulumangaye ngisaphila futhikahle anginalutho nje ngoba unyazi lunguthixo Kimi ngiyabonga namanje onyazini lwezulu lunguthixowami ngibonga ukuphila shembe omuhle umuhlekimi Baba uyisiqwagasezithazami Kimi ungubaba emuvakwalokho ngaceba shembe ngiyabonga nangakithi kwabasimanga lokhu ngifikelwa usisi kholwanikushembe makholwa
Haysukani mandoda inkulu indaba iseBuhleni, watshumlilo 🔥🔥🔥🔥
Inkosi ikubusise muhle umsebenz wakho Dlakadla🙏🙏🙏🔥 impela uShembe nguNkulunkulu
Syabonga dlakadla mfwethu besingayin ngaphandle kwakho bhut
Washa umlilo, sengiyilalele more 10 times already 🙏
uThixo akubusise ngane yami ngokudlulisa izindaba zikaShembe 🙏🙏🙏
Amen Baba syabonga❤
Siyabonga amazwi akhayo kumfundisi wethu ameni.
Ngibusisekile ngedlela eyisimanga namuhla🙏🏻
Syathokoza nokuzwa imbongi uT. Masinga kudala ngamgcina
Ayi baf2 lobaba uyinkinga kakhulu waze wabusisa
Haibo kwaze kwamnandi ebhleni siyabonga bafethu niqhubeke nj inkosi ikubusise
Ameeen Syabonga KAKHULU Dlakadla withemba lethu thina esngakwazi ukfika ❤❤❤❤
Ujesu kuphela inkosi
@@Matthew6thirty3pho ufunani kule channel? 🥲
😢😢ngifilelwa izinyembezi bekuxoxwa ngemsebenzi yenkosi unyazi lwezulu lunguthixo ngifihle somnganis phansi kwephiko lakho amen
Aaammmennn uyingcwele Nyazi lwezulu
Sbonge ngenkonzo namazwi avuselelayo nkulu ndaba se Buhleni kwinkosi Nyazi Lwezulu
Baba ai yasubusisa noma ngabe sisematohweni kodwa sithi sibuka lamaVideo kubengaty Naty besiSeBuhleni👏🏼🙌🏼
UMkhulu Nyazilwezulu ,nakuphikayo boze bavume, noJesu bamphika bamshaya so nje 100% uNyazi🙌🏼🙌🏼
Baba Dlakadla inkosi ikubusise mkhulu umsebenzi eniwenzayo ukusibeka esthombeni ngezinkonzo zoNyazilwezulu
Nali iSecurity livuma ngekhanda
Ufunani uCR esontweni, akasixege.
Uyincwele Shembe mqali wendlela, phezulu entabeni eyincwele entlangakazi
uJesu kuphela owafa wavuka wafela izono zakho Nguyena yena okumele adunyiswe.
Sbonge mtaka Jehovah iNkosi ikubusise
Soyibonga ngani lendoda esilethela lezinkonzo, inkosi ikubusise mfwethu Dlakadla
Amen nkulunk lu
Siyabonga siyabinga
Siyabonga Bhuti uDlakadla
Siyabonga kakhulu mntakababa
UJesu yedwa inkosi esindisayo
Syabonga Dlakadla ngenkonzo
Beyimunand inkonzo yonkenje
Siyabonga
Amen
🙇🚂☀️🌑🌈⚡ SHEMBE UNGUNKULUNKULU WETHU
Amen nkulunkulu wethu
uJesu kuphela inkosi inkosi nomsindisi. He died on the cross for kuthi wena uthole ukuphila
Ufuna ukubukwa ngento engenasdingo silima
@@talentngema5106 ayikho impilo ngaphandle kwaJesus Chrestu.jesus shed his blood for your justification .plz ungenzi lelithuba lokwazana nomhlobo onguJesu likuphose.uma nje uvuma ngomlomo wakho ukuthi weza emhlabeni wafela izono zakho umcele akuxolele izono zakho uzokwenza lokho
Angsangani mina ekhanda
@@talentngema5106 your life to God is very precious. Don't live ur life anyhow. Where are going to go when u die? Choose Jesus while usaphila to secure eternal life.Jesus died for u
I made it today 🙏🙌🏽😭
Amne. ❤
Siyabonga Bhuti Dlakadla
Ayikhishwa mfundisi inhliziyo 🙈
Nkosi yamakhosi
😂lele security ngath lifuna kuhleka madoda hhe akazi kuth ini le
Ameni
❤
INKOSI iiubusise baba
God bless u mtanenkosi🙏
🙏🙏🙏
🙌🏾
Ameen
Izingoma zika JV Zondi sezikhona kule link ua-cam.com/video/ZMgWSLqvfdI/v-deo.html
Impilo yomuntu ayiphelelanga uma engakamenzi uJesu njengrnkosi nomsindisi.uJesu uyena yedwa inkosi esindisayo. Mcele akuxolele izono zakho.
Umunt umamukela uma eziveza yena, akaziveze ubukhulu bakhe ukuze amukelwe, uma engazivez uzoth wamukelani, akulona iqiniso ukuth uyena yedwa inkosi esindisayo
@@siphelelemzikhona5313 uJesu Chrestu unothando uyakuthanda nawe kudingeka nje wena umamukele ngokucela akuxolele izono zakho bese uyavuma ukuthi uyena yedwa inkosi. God loves you so much that wathumela indodana yakhe ezelwe yodwa kuba izofela izono zakho
@@Matthew6thirty3ave kuyini enithi ingane encane imsulwa ayinacala ayinasono? izono ezivelaphi ke ngingakozalwa? even my great great grandparents babengakozalwa kwabona.🤷🏽♂️
@@nhlakakhomo64418 u see impilo uma unoJesu is a life of fulfillment. U get ukuthula ngaphakathi, he cuts off generational curses. U live life without reproach.
Wena wathikamezwa i covid ekhanda namanje ikhanda lakho kshut alikathathi kahle wemukelani entweni engekho kanti yini ukwemukela. Wisidomu finish ujesu asmazi thina.Sazi uShembe finish
Amen